INYOKA AYIBONA ABANTU ABADALA

  Рет қаралды 80,558

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

3 жыл бұрын

Inyoka siqu sayo akuyona abantu abadala kodwa iwuphawu lokuveza ukuthi sekukhona abantu abadala ngaleso sikhathi

Пікірлер: 208
@nontokozobhengu7827
@nontokozobhengu7827 3 жыл бұрын
Siyabonga ngezimfundiso kwande👏
@seipatticlericeofficial9112
@seipatticlericeofficial9112 3 жыл бұрын
Siyabonga ngokweseka amakhambi ethu😍😍😍
@nduzah47
@nduzah47 3 жыл бұрын
Mzukulu kaMdumo ka Tshatsha siyathokoza ingathi amathongo akini angakwandisela 🙏🙏👏👏
@nomfundomazondi2493
@nomfundomazondi2493 3 жыл бұрын
Amen mkhulu ngicela ukubuza ukthi bayafika yin abantu abadala as isigcikilisha?ngibonge sazophendula 👏
@mbalimzobe6183
@mbalimzobe6183 3 жыл бұрын
Bayeeeeede 🙌 syabonga kwiMpunga ngeyncazelo ozakhayayo🙏
@hildanyembe3302
@hildanyembe3302 3 жыл бұрын
Thokoza Mpunga 👏 Ngicela ukubuza ukhu uma uphupha inyoka ikugwinya kuchaza ini Ngiya bonga mkhulu
@mbusobiyela629
@mbusobiyela629 3 жыл бұрын
Wimpunga wena💯...ngabona ubadida mpunga eGagasini uchaza ngesdalwa nelakwamathongo ayyyi ngabona ukuthi umpungile impela zadideka imfunda makhwela
@mantabeni7934
@mantabeni7934 3 жыл бұрын
Cha uphiwe 🙏🙌 Mpunga yesintu yize noma ithuba lami nawe lingakenzeki kephake ngiyakholelwa kuzokwenzeka. Wayibeka yacaca!!
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 жыл бұрын
Thina sikuzwa kahle ukhuluma ngakho, asethembe nabadukile ukuthi sewubakhanyiselile.Amen
@sphiwegiftcaluza8353
@sphiwegiftcaluza8353 3 жыл бұрын
Syabonga Mpungaaaa uyshayile Baba👏
@manzolwandleiqhawelemvelo7976
@manzolwandleiqhawelemvelo7976 3 жыл бұрын
Hmmmmm🤔 siyabonga kakhulu, Mpunga, ngokusicacisela umehluko ngalezilwane...usivule amehlo mfoka Mbanjwa👏👏.
@makhonzaphewa1004
@makhonzaphewa1004 3 жыл бұрын
Siyabonga nduna kaNdaba akwande lakuvelakhona
@eunicekanunga5871
@eunicekanunga5871 3 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga yesintu ulwazi osipha lona
@thembelakingslow5569
@thembelakingslow5569 3 жыл бұрын
Ungapheli amandla Mkhulu, i am proud to have you and Impunga Yesintu TV
@mkhabolengayondodemyama5905
@mkhabolengayondodemyama5905 3 жыл бұрын
Syabonga Mpunga yesintu ngalolulwazi osiphalona impela sikleza kogwansile mina ngfisukwazi ukuthi mawphuphe ikuluma okunye ngicela ukubuza endlini makugcwala ithwalambiza ezimbalabala ikakhulukazi eziluhlaza kusho ukuthini lokho ngyojabula mawungphendulile Mpungaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga Yesintu
@zanelentuli
@zanelentuli Жыл бұрын
Siyabonga baba , uthi ubaba uma ubona inyoka ekhaya uyagijima uye kwabamanga , kusobala bazongitshela amanga
@bonakelemhlungu6392
@bonakelemhlungu6392 3 жыл бұрын
Thokoza khehla👏👏. Akukhanye kwande💫 . Sishaya phansi ngedolo isandla sindlula ikhanda ngolwazi osiphakela lona.
@busizweephraimmagalela5385
@busizweephraimmagalela5385 3 жыл бұрын
Asbonge Mpunga🙌
@pacificusmngoma2586
@pacificusmngoma2586 Жыл бұрын
Siyathokoza Mpunga yesintu 👏🏾👏🏾👏🏾
@tshepangkanyane7682
@tshepangkanyane7682 3 жыл бұрын
Ukukholwa my brother, eish ukukholwa. Abantu bakholelwa indwen eziwrong bahlulwe nesintu Sabo.
@ntuthukoxulu8785
@ntuthukoxulu8785 3 жыл бұрын
Mpunga yesintu ngiyacela ukuthi ukusichushise ukuthi uma nizinsizwa nizelwe ekhaya ubani okumele aphume umuzi omdala noma omncane? Sithini isintu lapho ngoba bathi abanye omdala akaphumi bathi abanye omncane akaphumi futhi kahle kahle sithini isintu abani ophumayo? Ngiyabonga Mpunga🙌🙌
@sifisodafisodlamini2908
@sifisodafisodlamini2908 2 жыл бұрын
Omdala kaphumi naye futhi omcane abangaphakathi nendawo abaphumayo
@SihleSivako
@SihleSivako Жыл бұрын
Siyabonga mkhulu ukucazelwa okungaka ngiyaluthanda uhlelo lwakho
@siyandamchunu2656
@siyandamchunu2656 3 жыл бұрын
Wayilamula mpunga yesintu yaz ubaba ebesandokwenza umcimbi mayelana neskhwama sikamkhulu, kugcwele izithwalambiza eziluhlaza laphaya ekhaya nazo lezo ezigqwalile. Abakini basigcinele wena mpunga siyabonga
@marymlangeni4372
@marymlangeni4372 2 жыл бұрын
Siyabonga ngalokhu kodwa mawubona oxamu ekhaya njalo nje
@debbiendiweni7324
@debbiendiweni7324 3 жыл бұрын
Amen siyabokha bandala
@menzisoul.7114
@menzisoul.7114 3 жыл бұрын
Ngithanda uma ezisho 🥺😭. Aw Nkos’yam. I’m a Zulu who’s on a journey to self discovery(because of one obvious reason I won’t go into) . Bengicela ukubuza ukuthi incwadi “Sithini isintu” ngingayitholaphi? Ngyabonga 🙏
@PATRICKSITHOLE
@PATRICKSITHOLE 3 жыл бұрын
Ayi ayi unesisoka Mpunga , besengidideka,syabonga 👆🏾
@zanetesikhakhane7740
@zanetesikhakhane7740 10 ай бұрын
Ngyabonga baba,ngiphahlile ebsuku ngenhloso yokuthola izimpendula ngaphupha inyoka encane eluhlaza ihleli entanyeni kumina ibingalwi futhi bengingenakusaba
@xolanitrevor2838
@xolanitrevor2838 3 жыл бұрын
Mpunga Yesintu ngicela ukubuza kuthaze ukuthi ukubona amaqhwagi anemibala eminingi ehluka hlukene egcekeni nase sangweni 🙏
@makhumalokhumalo9407
@makhumalokhumalo9407 2 жыл бұрын
Siyabonga .ngolwazi .mpungayesintu
@ceboshembe
@ceboshembe 2 жыл бұрын
Ewu wayibeka Mpunga.. inkinga enkulu esuke yenziwe ilaba bwnsindiso ukuthi izinto okungezethu thina bomdabu bazibukela phansi bagijimise izinto zalaba basentshonalanga ungazi ke ukuthi kungani benza lokhu bexihlekanisa nabo laba ababalandelayo. Uyazi Mpunga kuthi angithi kuwe, ukuba kuthiwa ulwazi namandla ngezikamoya esawaphiwa kwaphiwa bona labaya.. ngabe bayasicindezela .. ngabe siyimikhovu yabo ngyakutshela.. baveyosicindezela bangaphinde basiyeke besebenzisa lamandla.. umangale ke umuntu omnyama ashiye amandla akubo ayobizana no jesu
@sifisodlamini4037
@sifisodlamini4037 Ай бұрын
washaya khona , washayisisa
@slindileslindilesambo7267
@slindileslindilesambo7267 2 жыл бұрын
Awuuu ngyabonga Mpunga sengicaciselekile kahle kakhuuuuuulu 🙏
@nompumelelotshabalala7383
@nompumelelotshabalala7383 3 жыл бұрын
Mpunga yesintu emavikini Amane adlule ngahlababa imbuzi ngabeka amathambo angemuva emlenze ngiwomisa phezukwendlu after a week ngavuswa umsindo ngathola ukhozi abathathu bahlezi phezulu kophahla benza umsindo Omkhulu
@siyabulelamdaka8306
@siyabulelamdaka8306 3 жыл бұрын
Camagu mzukulu ka Mdumo. iMpuuunga 🙌
@mazwimgwebi1096
@mazwimgwebi1096 Жыл бұрын
Angibhingelele Mpunga yesintu. Mina nginenkinga yokuhlezi ngi ngiphupha ngihamba ngesitimela. Ngijwayele nokuphupha umngcwabo emndenini.
@solomzisiko626
@solomzisiko626 3 жыл бұрын
Siyabulela mpunga
@lonavononhle5561
@lonavononhle5561 3 жыл бұрын
Ngiyabonga ngezicazela zakho ngiyafisa ukukubona Mr mbanjwa
@jabulugojolo7218
@jabulugojolo7218 3 жыл бұрын
Ngicela ukubuza ukuthi umntwana mayeyibona inyoka bese iyamluma ngabekushukuthini. suke lidlozi lize ngolaka? Ngibonge.
@ndumisomajola8043
@ndumisomajola8043 2 жыл бұрын
Ay! Ngeke qhawe lami uyanhlanhlatha lana...
@swelihlehlongwa3004
@swelihlehlongwa3004 Жыл бұрын
Ayishawe Mpunga ayishwe impela
@SBONGLN
@SBONGLN 2 жыл бұрын
Malume. Ngizalwa intokazi yakwaMbanjwa eHlokozi Highflats Ixopo 🙌🏻🙌🏻🙌🏻
@honeybeebae
@honeybeebae 3 жыл бұрын
Hi sir/mhlonishwa, I cannot speak Isizulu but I can hear. Thank you so much for sharing this important information, so insightful and informative. I have a question though, I'm not married but I have a boyfriend and I do dream of my ancestors communicating with me from time to time even when my boyfriend is sleeping over I do get ancestral dreams when I'm sleeping with him, what does this mean? Does it mean that my ancestors are with me when I'm with him when I dream of a snakes or dream of my loved ones that are no longer with us?
@pamelasue5692
@pamelasue5692 3 жыл бұрын
Abantu abakholwayo BAYINKINGA! 🤣🤣🤣🤣
@seipatticlericeofficial9112
@seipatticlericeofficial9112 3 жыл бұрын
😅😅😅😅
@TheALPHAMALE5028
@TheALPHAMALE5028 3 жыл бұрын
Kakhulu... brainwashed. They have no respect for Afrikan culture. Bayinkinka🤣🤣💯
@aqmagadla2961
@aqmagadla2961 3 жыл бұрын
😂😂😂😂
@tholakubeka9608
@tholakubeka9608 3 жыл бұрын
Eeei ave bawuhlupho labo bantu 🤣🤣🤣😂😂😂
@jabuliletshabalalala2778
@jabuliletshabalalala2778 3 жыл бұрын
Ngicela uke ukhulume ngenkonjane eyakhela ekhaya Mpunga yesintu. Kuchaza ukuthini lokho
@oupazwane8412
@oupazwane8412 3 жыл бұрын
Ndunakanda mnewethu angibonge ngamaqiniso onawo siyakudinga kakhulu mnewethu ezimpilweni zethu hambanami Mpunga ngibambelele kuwe.
@user-yl1jt3gx7e
@user-yl1jt3gx7e 11 ай бұрын
Mina Mpunga yesintu ngiphuphe ngithandelwa inyoka enkulu ngisemfuleni eyimbala eyiliphuzi nokumhlophe kwangathi iyangigwinya kdwa mangithi ngyabheka iyona engaphakathi kumina esiswini ngajike ngaphuma kahle nje into engikhathaza kakhulu ngihlela ukuya emanzini ezinsukwini
@lindokuhlesiyanda4823
@lindokuhlesiyanda4823 3 жыл бұрын
Ngcel kubuz ukuth kwenziw njan makungen inhwath enceken nayibulal
@debbiendiweni7324
@debbiendiweni7324 3 жыл бұрын
👏🙏🙏🙏
@bhekisokhulu1734
@bhekisokhulu1734 2 жыл бұрын
Ngiphuphe inyoka eluhlaza encane bengihamba ngemoto yona ihlezi esihlahleni esiseduze nomgwaqo ndlelathize ukhakhayi lwemoto enengiyishayela yathinta isihlahla inyoka yaphoseka emotweni yahlala esikibheni engisigqokile kodwa ayizange ilwe yize ingithusile.
@ceboshandu224
@ceboshandu224 3 жыл бұрын
Chabo Mpunga yesintu akusiwo amakholwa aqhamuka nokuth inyoka ingabant abadala, uma usuyhlaziya ngendlel oyihlaziya ngayo. Kuyacaca ukuth lento bekuyinkoleloze yanoma imuphi umuntu onsundu.
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 жыл бұрын
Uqinisile Mpunga YeSintu injalo nje abantu abadala kwejwayelekile besiveze ngesimo senyoka Uma sebefikile ekhaya. Kanti nokuphupha futhi
@cakwebethembelani3504
@cakwebethembelani3504 3 жыл бұрын
Silalele mpunga yesintu, nduna kaNdaba
@jabulilemohlala7371
@jabulilemohlala7371 3 жыл бұрын
Ngibonga ulwazi Mpunga Yesintu
@mqaphelicele4036
@mqaphelicele4036 3 жыл бұрын
Winkunzi Mpunga ✊🏾
@mbathamusic2137
@mbathamusic2137 2 жыл бұрын
Siyabonga
@SibusisoSimakade-ti4gg
@SibusisoSimakade-ti4gg 6 ай бұрын
Mina ngicela ukwazi ngalezi eziluhlaza eziba sezindlini ekhaya .
@LungisaniMlambo-os1vp
@LungisaniMlambo-os1vp 10 ай бұрын
Cela ukubuza usungulo malilokhu lufika ekhaya
@mvithitrainingsolutionspty7012
@mvithitrainingsolutionspty7012 3 жыл бұрын
Awu washaya Mluleki, cha kuyezwakala. Umnyovu endlini, nenyosi endlini, nenyoni umvenve egcekeni, ngabe nazo uphawu labantu abadala?
@sihlemafambane9338
@sihlemafambane9338 3 жыл бұрын
"Kungukugula okukhulu ukukholwa uze wedlule kini" Syabonga Mpunga ngokusicobelela edosheni lakho
@nkosiemhlongo7567
@nkosiemhlongo7567 3 жыл бұрын
Sawubna mpunga yesintu Mina nginephupho olangidida kakhulu ngiphuphe imali eningi engo 100 no 200 nenkukhu eyimpangela angzi kuthi kwakuqondani lokho
@pietmazibuko914
@pietmazibuko914 3 жыл бұрын
Amakholwa especialy amaborn again Mkhulu ayahlupha ngokuqeka isintu.
@nomasikononhlanhlakhuzwayo4248
@nomasikononhlanhlakhuzwayo4248 3 жыл бұрын
Siyabonga Mkhulu hlezi kuyintokozo kuba kule channel siyafunda nsuku zonke 🙌
@user-et4hn1xu3n
@user-et4hn1xu3n 9 ай бұрын
Angisayisabi yho
@siyasiyabonga5143
@siyasiyabonga5143 2 жыл бұрын
Yini isthwala mbiza
@user-op1fw2pr5w
@user-op1fw2pr5w 4 ай бұрын
Ngyabonga bengi ukuyazi loto impunga
@bukhulubenkosi2297
@bukhulubenkosi2297 3 жыл бұрын
Abantu abakholwayo baynkinga.... bakholwe baze badlule ekhaya😂😂😂😂😂😂
@nxumalophumi2804
@nxumalophumi2804 3 жыл бұрын
Noma fanele ngingay kulelikhaya lakithi angazi manje
@ongathabethe5419
@ongathabethe5419 3 жыл бұрын
Mpunga, siyabonga ngokusicacisela njalo. nginomubuzo la. Usakhuluma ngezinyoka, ngaphupha ngisendlele eya ekhaya emzini kababa lapho ngihlala khona naye ubaba nomama. ngihamba nomunye waba zala bami, sithemasidlula kulendlela kungazuthi indlela ezosiwelisela lapho ekhaya, sithe masingena kulendlela sabona kunezinyoka ezimnyama nezibrown kondla azinamakhanda siyahamba kodwa kugcwele nezikhumba zazo inyoka ziningi sihamba phezu kwazo sithe sisahamba sithukile sihambe sivika lezinyoka ezingenamakhanda sandlula kwenye indawo enosisi nje odark impela ngokwebala encelisa ingane ehleli ngaphandle kwendlu yakhe eyayiwu 1 room sambuza ukuthi akazisabi yini lezizinyoka ezigcwele kulendawo ahlala kuyo, wavele wathi ayi yena sewajwayela. lapho ngabe sengibona inyoka ihamba odongeni lwendlu yalosisi emhlophe. sabaleka sangena endaweni kwakungathi indlela sesizulu but enezihlahla ngaphaphama after that. bengicela ungicacisela lapho kuthe mhlampe after isonto ngabona lesilwane ekutiwa ugogo esikuhlaza sisemnyango wokungena khona ekhaya lapho ngihlala khona nabazali emzini kababa, ngithi sahlala saze sangena nasendlini ngithi izinsuku ezacishe zaba u3/4 silokhu sisibona nje njalo insuku zilandelana bengicela ungicacisela
@-Thobeka
@-Thobeka Жыл бұрын
Aqpaaal
@bongiweluthuli3897
@bongiweluthuli3897 7 ай бұрын
Ngyabingelela Mpunga EYY ngyakuzwa baba Uma uyshaya ephusheni? Kanti ekhaya khona eluhlaza esncane sihlale ISONTO lonke e toilet ungena khona iyakulunguza ubuye isithele ihleli nje ayiyindawo
@gcinamkhize5473
@gcinamkhize5473 2 жыл бұрын
🙏🔥
@bulelwamavaleliso7998
@bulelwamavaleliso7998 2 жыл бұрын
🙌🙌🙌🙌😭🙏🙏
@user-gc2ts6ht3h
@user-gc2ts6ht3h 4 ай бұрын
Sanibonani futhi Mpunga Yesintu ngithi angicacise la abantu abakwazi ukuchaza amaphupho sebaba yimvela kamcane kakhulu, ikakhulukazi la emalokishini
@vusindlovu8288
@vusindlovu8288 3 жыл бұрын
SALUTE U MPUNGA 100%√
@SOSO1186
@SOSO1186 2 жыл бұрын
Kuyezwakala Mpunga ngicela ukubuza lana ukufika kwesilwane esibizwa ngokuthi isitoritori abanye basibiza ngokuthi umagxumela sendeni kusuke kwenzenjani ikhale endlini mhlambe izinsuku nje impela mhlambe amaviki amabili ikhala ngesikhathi efanayo
@endlessmusic7177
@endlessmusic7177 3 жыл бұрын
Washaye impela amakholwa Mpunga,bangicasula kabi mabegxeka izinto zesintu
@musakweyama4634
@musakweyama4634 3 жыл бұрын
Mhlonishwa Ngizocela uku ukhulume ngodaba lokumbulwa kwengubo uma bethi abazali bakho wazalwa wembethe. Nanokuthi even if uyohlola uthole into efanayo: 1. Kudingekani 2. Wenzenjani uma abazal bakho bengabantu abangazinaki izinto zeSintu. Hhay ngoba bekholwa but babidedengu Ngibonge
@ayandantinga7517
@ayandantinga7517 3 жыл бұрын
Siya Thokoza
@bonganindlovu398
@bonganindlovu398 3 жыл бұрын
🙌
@mzwandiledulela7878
@mzwandiledulela7878 3 жыл бұрын
Kuyacaca mpunga
@zethembesbonelo3796
@zethembesbonelo3796 3 жыл бұрын
Amaphupho awafiki kimi mangilele angikhumbuli ngiphupha noma ngivuka nephupho
@busisiwemoloi4682
@busisiwemoloi4682 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza ukuthi siyayibukala nomacha inyoka
@vuyosithole5487
@vuyosithole5487 3 жыл бұрын
Mpungaaa
@lungilemhlanga5242
@lungilemhlanga5242 Жыл бұрын
Mina isithwalambiza esibrown ngadishaya ngangazi ngakhula kuthiwa umashisindlu sasihlezi kwi cartin
@NqobileNonhlanhlaShamase-xg1fu
@NqobileNonhlanhlaShamase-xg1fu 5 ай бұрын
Mkhulu cela ukubuza uma uphupha izinyoka eziningi ziyimibala ehlukene zigcwele ibala lonke zingasilwisa kodwa ziyaluza,zigcine sezimi phambi komnyango zonke
@lungisanimaphumulo4498
@lungisanimaphumulo4498 2 жыл бұрын
Ziyakhala ngempela kemanje emakholweni
@banjani3732
@banjani3732 Жыл бұрын
Mpunga yeHlathi ngiyakhothama ngendlela ochaza ngayo izinto.kodwa baba ake ukhuze labantu abaphatha igama lenkosi uShembe waseNazareth nenkosi uJesu Crestu waseNazareth.Inkosi uShembe akaze agxeke nakanye nenkosi uJesu akaze agxeke uze athi uzogcwalisa.Abantu aje bahloniphane sekwenele.
@reginajack6782
@reginajack6782 Жыл бұрын
Mawuphupha emhlophe inyaka
@thuliramasodi7417
@thuliramasodi7417 2 жыл бұрын
My brother i hate snakes even now i am thinking of ways to kill a snake every time i dream about snake i woke up terrified and scared worse i always dream about a very small cobra
@mongikazinkulie8313
@mongikazinkulie8313 2 жыл бұрын
Sawubona Mpunga yesiNtu Kade ngiphuphe inyoka emnyama since 2017 untill last year
@sbonisosabelo138
@sbonisosabelo138 2 жыл бұрын
Isitha leso inyoka emnyama be brown akubona Abantu abadala
@nobuhlediya5730
@nobuhlediya5730 3 жыл бұрын
Mina Mpunga ngicela kubuza lokhu,umangabe ,umsamu wakini woniwa kodwa lezilwane ,inyoka ,isthwala mbiza,inyendle kungenzeka yini lokho kuthi kusho something
@lungilecele1005
@lungilecele1005 2 жыл бұрын
Abantu abakholwayo basibukela phansi isintu yingakho behlezi begxeka nemibuzo
@siyasiyabonga5143
@siyasiyabonga5143 2 жыл бұрын
Ngicela ningichushise yini isthwalambiza
@zandisileslangwe8957
@zandisileslangwe8957 3 жыл бұрын
Ukufika kwezithwalambiza endlini kona kusuke kuchaza ukthini,ngyabonga
@wwctclinicaltrials7717
@wwctclinicaltrials7717 2 жыл бұрын
So mkhulu mawubone inkukhu eduze nomfula kungekho muzi nakhona idlozi or ithonga
@mcelenimaphem5510
@mcelenimaphem5510 2 жыл бұрын
Uthethe kamandi mnumzana, futhi uthethe kwavokotheka
@smkhumalo7smkhumalo368
@smkhumalo7smkhumalo368 3 жыл бұрын
Yini isithwalambiza
@siphesihledlomo8458
@siphesihledlomo8458 2 жыл бұрын
Isizathu esenza umuntu angaguquki ukungamchazeli kahle kodwa umchazela sakumshaya. Yingakho kungeke kwaphela ukushayana phakathi kwamakholwa nabantu besintu.
@sunshine.T6158
@sunshine.T6158 Жыл бұрын
Futhi kumele sikhumbule ukuthi iBible its a book of rules incwadi ebumba umuntu ne sazela sakhe in order 2b a good human being. All in all m saying abakholwayo mabakholwe its their right kodwa sikhumbule ukuthi sivelaphi,singobani futhi siyaphi.(Dont 4get our roots as blacks )
@jabulilentombenhle9260
@jabulilentombenhle9260 3 жыл бұрын
Sanibonani ngimusha kulelikhasi. Ngiyabonga ngokuchazeleka Nami ngike ngaba nayo lenkinga ngenyanga edlule umntwana wami womfana oneminyaka eyi 11 Uma elele ubevuka ethi ubona inyoka bese sibona seku khona Isithwalambiza emqamelweni wakhe noma sibe sendlini
Into eyenza amaphupho angacaci nendlela yokuwavula
17:44
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 37 М.
Box jumping challenge, who stepped on the trap? #FunnyFamily #PartyGames
00:31
Family Games Media
Рет қаралды 21 МЛН
Can A Seed Grow In Your Nose? 🤔
00:33
Zack D. Films
Рет қаралды 30 МЛН
Survive 100 Days In Nuclear Bunker, Win $500,000
32:21
MrBeast
Рет қаралды 117 МЛН
IMFIHLO YAMANZI.
14:14
ESIGODLWENI SEDLOZI KWAZULA'YITHOLE
Рет қаралды 433 М.
Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?
26:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 57 М.
Ukuze konke okucela emsamo kwenzeke naku ekumele ukuqonde
23:54
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 31 М.
Kunezinto ezingadinga ukuyohlolwa
5:05
Umsamo Institute
Рет қаралды 30 М.
MHLAMBE NAWE UYINGANE YAKOMALUME
16:04
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 16 М.
Ukuthwetshulwa kwenhlanhla yakho | Impunga Yesintu TV
20:35
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 82 М.