iNyosi Mphatheleni Mncwango (Impi yaseSandlwane part 1)

  Рет қаралды 16,801

IGULA TV

IGULA TV

Күн бұрын

Пікірлер: 12
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Жыл бұрын
Siyabonga ngqwele yakithi 🙏🙏🙏
@thembiprudence4858
@thembiprudence4858 2 жыл бұрын
Phakathi, mncwango,mpangazitha,mjaji kasonjomi ......🤝🤝🤝
@CeboBiyela-s9q
@CeboBiyela-s9q 5 ай бұрын
UJehova anibusise Mncwango mina ngizalwa inkosazana kaSilimana kaMkhungo kaMpande wagana indodana yenkosi uDumezweni kaMkhosana kwa Biyela Uma ulanda lomlando khona into egijima egazini lami
@thelegacy5368
@thelegacy5368 2 жыл бұрын
Asibonge! Kodwa le information idinga ukushicililelwa phansi asngakujabuleli ukuthi uyawazi liyawazi umlando leliqhawe bese kuphela njalo, ngoba kusasa locima ilambu kuye, bese izizukulwane ezolandela zothola umlando ongaqondile!
@Khaya911
@Khaya911 2 жыл бұрын
Qhawe lakithi Siyathokoza muhle kakhulu umsebenzi owenzayo ukuqopha izingwevu zisiphe ulwazi olubaluleke kangaka.
@IGULATV
@IGULATV 2 жыл бұрын
Ngiyathokoza Qhawe
@dumisanibrian2574
@dumisanibrian2574 Жыл бұрын
Maqhawe akithi ngifisa ukwazi ngabafana ababili okukhulunya ngabo ezibongweni zesilo sasondini lakuthiwa isilo esimaduna esakhangela abantu baduka nolwandle nanamuhla lokhu basadukile abafana ababili ngifisa ukwazi kuthi babebaluleke ngani bezebefakwe ezibongweni zesilo?
@kazibuyeemasisweni3844
@kazibuyeemasisweni3844 2 жыл бұрын
Ewu! Ngiyakhala Mpangazitha kuzwakala uhlabe usentu lapha,uManxebazinxuluma wayengathunywa kanjani nje ukuthi ahambise izinkomo ekubeni enguNdunankulu
@fdumisa
@fdumisa 2 жыл бұрын
Kusale kancane nje kuleyandawana, abamnumzane ababethunyiwe uGqelabana noMathunjana, kodwa basebeohathiswa izwi nguNdunankulu ukuthi bamlume indlebe uMntwana uMpande ukuthi angezi ukuzobonga izinkomo ngoba iSilo uDingane sisophe ukumbulala. Isexwayiso sakhishw nguye uNdunankuku uNdlela kaSompisi, ngakho-ke kwaba isenzo sakhe.
@fdumisa
@fdumisa 2 жыл бұрын
Kusale kancane nje kuleyandawana, abamnumzane ababethunyiwe uGqelabana noMathunjana, kodwa basebeohathiswa izwi nguNdunankulu ukuthi bamlume indlebe uMntwana uMpande ukuthi angezi ukuzobonga izinkomo ngoba iSilo uDingane sisophe ukumbulala. Isexwayiso sakhishw nguye uNdunankuku uNdlela kaSompisi, ngakho-ke kwaba isenzo sakhe.
@lindokuhlezulu4422
@lindokuhlezulu4422 Жыл бұрын
Mawukhuluma ngoNdlela kaNkobe Ntuli akaze abe nguNdunankulu kwaZulu. Kepha wayengumdidiyeli wamabutho jikelele not uNdunankulu.
@sithembilegcumisa8549
@sithembilegcumisa8549 2 жыл бұрын
Siyabonga ngomlando....siyabonga...Kuba qophi...bomlando ka Zulu...ukusi gcinela...wona...
Inyosi Mphatheleni Mncwango (eSandlwane part 2)
8:37
IGULA TV
Рет қаралды 10 М.
Umlando ngempi yaseSandlwana, uxoxwa uSolwazi u-Zoza Shongwe
24:01
Kholo Khumalo TV
Рет қаралды 25 М.
HELP!!!
00:46
Natan por Aí
Рет қаралды 8 МЛН
How I Turned a Lolipop Into A New One 🤯🍭
00:19
Wian
Рет қаралды 13 МЛН
🕊️Valera🕊️
00:34
DO$HIK
Рет қаралды 16 МЛН
小丑家的感情危机!#小丑#天使#家庭
00:15
家庭搞笑日记
Рет қаралды 38 МЛН
IMvumadlozi+IMvumansika
19:24
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 10 М.
PRINCE SMAKADE   KWAKHETHA
9:17
NongomaTV
Рет қаралды 176 М.
Ukuthwasiswa 1 IDLOZI..2ukuthwasiswa ugobela..3IDLOZI elizenzelayo
24:57
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 26 М.
iNyosi Buzetsheni Mdletshe echaza uMlando wempi yakwaNdunu.
12:51
USIHLE UTHWELE - EPISODE 3
26:02
Nhlaka Production
Рет қаралды 76 М.
Umlando ngeSilo uDinuzulu ka Cetshwayo. By Kholo Khumalo TV 📺
9:31
Kholo Khumalo TV
Рет қаралды 4,1 М.
HELP!!!
00:46
Natan por Aí
Рет қаралды 8 МЛН