ISmanga esenziwa INkosi UNyazi ngifunda eUKZN!!

  Рет қаралды 10,499

EBuhleni Isezulwini Lethu

EBuhleni Isezulwini Lethu

Күн бұрын

Пікірлер: 23
@beautyd4462
@beautyd4462 2 жыл бұрын
Amen uyigcwele Nyazilwezulu Shembe oyingcwele ,,,nami lapho ngisebenzela khona ngatshelwa uNyazilwezulu isibonakalisweni nangempela ngangena lapho ayengibhalele ukuthi ngiyosebenza khona ,,angith futhi angazi ukuthi ukuthi ophikisana no Nyazilwezulu uyothini ngomhla wokuphela ngoba zonke izinto zethu zikuye ,,ngyakufakazela mfwethu uShembe akubusise njalo💞❤️💞❤️💞♥️🙏🙏🙏🙏🙏
@delanindima962
@delanindima962 2 жыл бұрын
UShembe unakho konke Uyesabeka Shembe NYAZI LWEZULU
@thokozanizwane6170
@thokozanizwane6170 2 жыл бұрын
Aaamen wayona ngokucula ingoma engekho ezihlabelelweni siyivuma Uma ihlabelelwa owasezulwini,ngoba ngumnikazi
@lungelokhumalo8985
@lungelokhumalo8985 2 жыл бұрын
inkinga ephezu kweynkinga...omnipresent. umnikazi wamazulu wonke
@phiwabiyela55
@phiwabiyela55 2 жыл бұрын
AMEEEEN 🙏 🙏 SIYAZIDINGA EZOKUMBONGA....
@blessinglucky5360
@blessinglucky5360 2 жыл бұрын
Ufanele ukubongwa singamubonga ngani uThixo uNyazi lwezulu
@bonniemgazibiyela8055
@bonniemgazibiyela8055 2 жыл бұрын
Amen 🙏 umuhle sthandwa sethu ngiye ngisho uma ngingasazi ngibonge ngithini umuhle babawethu💕
@mndenizulu8732
@mndenizulu8732 2 жыл бұрын
Uyesabeeeeeeeeeeka
@sizwemwelase2938
@sizwemwelase2938 2 жыл бұрын
Uyingcwele Nkosi yamakhosi ameni
@ndumisomsomi1634
@ndumisomsomi1634 2 жыл бұрын
Uuuuuuyyyinnngcweeeeeelleeee aaaaammmmeeeeni❤️❤️❤️
@nomusamajola4582
@nomusamajola4582 2 жыл бұрын
Okwande okuhle ekuphakameni
@wendyntamo1494
@wendyntamo1494 2 жыл бұрын
Amen 🙏🙏🙌🙌
@jabulanimdluli4777
@jabulanimdluli4777 Жыл бұрын
Ameeen
@ndumisomsomi1634
@ndumisomsomi1634 2 жыл бұрын
Aaaaaammmmmmeeeeeeeeeennnn
@mafiselindodalukhele8532
@mafiselindodalukhele8532 2 жыл бұрын
Pho umalume umdu uhlulwa yini ukuvula amehlo ezimpumputhe uhlulwa yini ukusukumisa izishosha babaningi kangaka abangasebenzi nabaphathwa yizifo ezahlukene uthuleleni pho
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 2 жыл бұрын
Ingoba uShembe akazelanga lokho la eMhlabeni. Wazobuyisela ukuzithemba kumuntu omnyama nokuzigqaja. Kwathi lapho abantu bephucuka behamba nezinto zasentshonalanga uShembe wathi asibuyele emabheshwini, sibhince izidwaba. Asihlangane ngezi 27 eNyokeni, uzobona ubuhle boNyazi.
@thandabantuluzuko1373
@thandabantuluzuko1373 2 жыл бұрын
NGINGAWUTHOLAPHI LOMQHELE WAKASHEMBE??
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 2 жыл бұрын
Ungawuthola eBuhleni eDurban. Uyabiza kodwa.
@thandabantuluzuko1373
@thandabantuluzuko1373 2 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu thanks! Malini nje hlampe?
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 2 жыл бұрын
@@thandabantuluzuko1373 R 1000- R1500
@thandabantuluzuko1373
@thandabantuluzuko1373 2 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu FOR UMQHELE WODWA NJE???
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 2 жыл бұрын
@@thandabantuluzuko1373 Yebo, wakhiwe ngesikhumba sengwe. Sitholakala kanzima.
@nkosikhonamagubane830
@nkosikhonamagubane830 2 жыл бұрын
Mmmm
Indaba yokulungiswa koMsamo wakini_Mfundisi Madondo
8:39
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 20 М.
ЗНАЛИ? ТОЛЬКО ОАЭ 🤫
00:13
Сам себе сушист
Рет қаралды 4 МЛН
This dad wins Halloween! 🎃💀
01:00
Justin Flom
Рет қаралды 56 МЛН
这是自救的好办法 #路飞#海贼王
00:43
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 97 МЛН
SHEMBE OYINGCWELE!!!
6:18
Roman sibiya
Рет қаралды 39 М.
UMama Ongavumanga ukuthambisa iNhliziyo!!!
19:32
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 62 М.
NKOSANA YAKWAKHOZA  IKHULUMA NGENSIZWA EYAYILALA NAMAKHOsazana uma iye kwinabachu
8:12
INkonzo ye Nkosi uNyazi Lwezulu  e Judea | Shembe | KwaBhekabezayo
17:44
Izeluleko zeNkosi iNyangayezulu!
10:04
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 30 М.
28 October 2024
56:54
UShembe nobuNazaretha- uNyazi
Рет қаралды 134
SHEMBE: iNkosi Langa ~ Uma umuntu ephuma ekulungeni
8:08
NBC Vocalist Channel -Ebuhleni •
Рет қаралды 13 М.
uNyazi: khoza angeke umkhonze ushembe wedwa
30:07
Ubuhle bo Nyazi TV
Рет қаралды 32 М.
Ubongozi bokusebenzisa imithi_Mfundisi Madondo
28:27
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 18 М.
28 October 2024
1:02:43
UShembe nobuNazaretha- uNyazi
Рет қаралды 551
ЗНАЛИ? ТОЛЬКО ОАЭ 🤫
00:13
Сам себе сушист
Рет қаралды 4 МЛН