UKUKHULUMA NEDLOZI ngalendlela kungakulekelela

  Рет қаралды 35,419

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

Пікірлер: 183
@XoilieZikode
@XoilieZikode 7 ай бұрын
Amen ngaphinda ngahuphu umuntu ebengimganile ngathi ungishaya esinswebhu Koda ngavikelwa uAnti wàmi osashona ngybonga
@nandiphasango8966
@nandiphasango8966 Жыл бұрын
This is so stressful indeed, amadlozi wants this, amadlozi wants that but where is the money? I find it hard to please them especially when they make demands that needs money yet they are silent when you ask for money. I am really getting tired of this journey. It's too frustrating for me. God help me!
@hlengiwengcobo419
@hlengiwengcobo419 18 күн бұрын
Akwande isandla sendlula ikhanda nami nginezinkinga eziningi akuzwana ukuyeki phambili usho into esibambe imindeni eminingi suyabonga kwande kunjalo nje❤
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 Жыл бұрын
Thokoza Makhosi👏🏾👏🏾🙏🏽 yiqiniso,ngagana sahlukana. Nezingane zibuye emendweni, ngisabhekile nendodana iqeda kudivosa. Ngiyabonga kakhulu👏🏾👏🏾👏🏾
@XoilieZikode
@XoilieZikode 7 ай бұрын
Amen nggiphupha ngathi umuntu engmtholile engiphila naye usekhay kithi kodwa ngathi ngykhothama ngimbuze ukuthi ngikwenzele yini itiye wavuma ngyabonga
@ThandiKhumalo-v1n
@ThandiKhumalo-v1n Жыл бұрын
Thokoza gogo waze wa solve x empilweni yami uJehova akwenzele kahle...
@ntombimkhonto7636
@ntombimkhonto7636 Жыл бұрын
Siyabonga imfundiso zakho,makukhanye kubekuhle.UMdali akwandisele🕯️🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@mthulisenicele886
@mthulisenicele886 8 ай бұрын
Amen namuhla ukhuluma nami isimo sakithi komalume langikhulele khona sinzima ngyafisa ukusilungisa nabo bafika Kimi abangasekho inkinga amandla awekho
@lilymaziya2605
@lilymaziya2605 Жыл бұрын
Thokoza Gogo 👏 i really appreciated keep us updated it's related ,💞
@bhekikhumalo-ziqubu6865
@bhekikhumalo-ziqubu6865 2 жыл бұрын
Kuyakhiwana la kwaMbotho. Ngiyafunda-ke mina. Amen 🙏 siyathoza 👏👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@ongezwamacala9974
@ongezwamacala9974 11 ай бұрын
Ndiyabonga Mahlengi ilungiswa kanjani cc le nkinga ngoba nalapha ekhaya iyenzeka yayenziwa ngabantu abadala abangasekho isenzeka nangoku ukhuluma nabo uvele bese wenzani cc
@dineozondo5451
@dineozondo5451 Жыл бұрын
Sawubona Ma Mbotho. Hawu siyabonga and siyakhula ngomsebenzi omuhle wakho. Don't get tired, your work is bringing light. Makwande💫✨
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@phineassebulela9156
@phineassebulela9156 Жыл бұрын
Thank you Gogo, you helped me a lot I was really lost now you brought me on the right way. Regards.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@NomthandazoSithole-xk9sd
@NomthandazoSithole-xk9sd 11 ай бұрын
C,c ngiyabonga kakhulu,ngoba kwelami ikhaya ku lawula umakhelwane engena ngobhuti omdala.
@DollyThandeka-k4q
@DollyThandeka-k4q Жыл бұрын
Sawbona sisi yey ngyabonga ukusikhanyisela njalo izandla zidluli khanda❤❤
@NosiphoMalingaMalinga-po2et
@NosiphoMalingaMalinga-po2et 4 ай бұрын
Kyezwakali gogo syabonga kucacile bhaa❤
@familylegacytradingandproj6788
@familylegacytradingandproj6788 2 жыл бұрын
Madaam you really SAVE our lives ngempela... thank you VERY VERY important information SisHlengi. Siyabonga🙇🙇🙇
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
Ngyabonga
@Lwandle666
@Lwandle666 Жыл бұрын
Thokoza Gogo your the best on explaining things much appreciate 🥰🙏
@thabaninyathi4593
@thabaninyathi4593 Жыл бұрын
Limqotho lelo Gogo.siyabonga kakhulu uJehova akwenzele kahle Gogo
@phumezaladyp1452
@phumezaladyp1452 Жыл бұрын
Siyabonga Mambotho ngemfundiso zakho, Siyabonga Nkosazana the only reason eyandenza ndafunda . Isimo esiziphindayo
@JosephineMpandza
@JosephineMpandza 19 күн бұрын
Ngiyabonga ngezicazelozakho zokusi akha
@sphesihlepapi3047
@sphesihlepapi3047 Жыл бұрын
Ngyabonga gogo ukhuluma nami nqo ❤
@NkosanaShezi
@NkosanaShezi 3 ай бұрын
Siyabonga kakhulu Sisi. Wami🙏🏿
@margaretmroxe8479
@margaretmroxe8479 2 жыл бұрын
Amen Mambotho ungayithetha nedlozi xa zonke ezizinto zenzeka phakathi kwekhaya zivela kubantu abagangayo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
yebo ungathetha nalo mase likumnisa okumrle ukwenze ngakho lokho okubonileyo
@christineckhuphe9080
@christineckhuphe9080 2 жыл бұрын
Siyabonga gogo Mbotho imphilo yasekaya yedlozi inzima Siyabonga umbono sizoyilingisa
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga kodwa ngyafisa ungifonele la 0614007521
@ndumisolionence5509
@ndumisolionence5509 Жыл бұрын
Sbonga kakhulu sisiwami ❤❤❤
@ThandekaNkosi-v6n
@ThandekaNkosi-v6n 5 ай бұрын
Amen Makhosi
@thamindlovu14
@thamindlovu14 Жыл бұрын
Syabonga maMbotho bakithi uyavama ukustakula ngezaluleko azakhayo ngeskhathi lapho sizidinga qobo, noma kyazqondamela...😇! Anyway ke uNkulunkulu abe nawe kukho konke akhanyise indlela yakho...🙏🏾
@emmanuelmdiniswa
@emmanuelmdiniswa 6 ай бұрын
Awu siyabonga Gogo nginayo nami leyo nkinga . Izinto zihamba ziphelele nje endleleni njalo nje
@sthe1867
@sthe1867 Жыл бұрын
I like you Hlengiwe...because awuphaphi
@bangizwane8689
@bangizwane8689 Жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu sisi mina nginomtwana ophuzayo ngingamsiza kanjan
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 2 жыл бұрын
Sawubona sisHlengi.... Lujule ngempela ke loludaba okhuluma ngalo namhlanje, futhi ibalulekile; iwukhiye... siyabonga Ma; uNkulunkulu aqhubeke nje elokhu ekuvezela ulwazi olwakha noluvusa imizi yokhokho nobaba'mkhulu 🙏🏾inkosi ibusise
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga, Amen
@stellantombomhlabajafta1630
@stellantombomhlabajafta1630 Жыл бұрын
Kukhulu gogo osenzela kona ndiyabulela kakhulu
@mandisapali7992
@mandisapali7992 Жыл бұрын
Ndiya bonga Gogo ngale ncazelo yama phupha
@hlengiwemhlophe2212
@hlengiwemhlophe2212 Жыл бұрын
Syabonga Kuningi osekungisizile kualamavideo ume nje usikhulose njalo👏👏👏
@sithembilembongwe6175
@sithembilembongwe6175 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Amen🕯️🕯️🙏
@eunicezwane-f9v
@eunicezwane-f9v 4 ай бұрын
Mankosi Gogo ngiyabonga ukusichazela ❤❤
@nodumomoyo9716
@nodumomoyo9716 Жыл бұрын
Siyabonga MaMbotho🙏🙏
@annamabena4489
@annamabena4489 Жыл бұрын
Hlengi you re my best stay alive
@sugark1473
@sugark1473 2 жыл бұрын
Thank you Gogo . this is so true yazi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@thandekasibisi1103
@thandekasibisi1103 Жыл бұрын
Syabonga cc🙏🙏🙏
@NtobekoShange-d3t
@NtobekoShange-d3t Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu usungisizile
@lusandamatshingana9947
@lusandamatshingana9947 8 ай бұрын
Yoooo kunzima Sisi kakhulu kushukuthi ubone mina 😢
@tankisopetros4431
@tankisopetros4431 Жыл бұрын
Ngiyabonga gogo ukuzwa lokho sengizo kwenza njalo, uveze namanye amaphupho angajwayelekile
@siyabongambhense3049
@siyabongambhense3049 2 жыл бұрын
siyabonga sis Hlengiwe 🙏 ngiyafisa ukukhuluma ocingweni kunamaphupho ayindida kumina angiqondi ukuthi baqonde ukuthini abantu abadala uma bengitshengisa angkutholi ocingweni uma ngikufonela kona maningi wona ngengokuthi uphuphe uhlezi nomuntu owu saziwayo sixoxa nje
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicel ungithinta manje noma ngo 6pm ukwandisela isikhathi ukungithola
@SimonGenuka
@SimonGenuka 2 ай бұрын
Saubona ngiphuphe ngibona iimpeetu
@bettykhoza4037
@bettykhoza4037 Жыл бұрын
Thankyou so much sis Hlengi yabona lena yona it was the missing puzzle. Usizo lwakho luyamangaza unkulunkulu akwandisele ntokazi uyisibusiso kithi 🙏💕
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@thulanimbatha3190
@thulanimbatha3190 2 ай бұрын
Angibonge maMbotho,lezi ncazelo ozipha umntu onsundu zinzulu njalo ziyizaluleko zokuqonda izisombululo zezinkinga esinazo singabantu abamnyama. Empeleni uyibambile imfihlo yomntu onsundu eDlozini
@phindilengcobo2551
@phindilengcobo2551 Жыл бұрын
Syabonga kakhulu cc
@BusiKhumalo-i6q
@BusiKhumalo-i6q 9 ай бұрын
Yeheni gogo iqiniso elinjena elicashile siyabonga gogo
@masesimamosese494
@masesimamosese494 Жыл бұрын
Mh hay lapho iqiniso cc kuyezwakala kakhulu siyabonga
@isaacxubuzana6124
@isaacxubuzana6124 Жыл бұрын
Ngiphinde ngibingelele cc Hlengiwe Zodwa Nonjiko Nginenkinga yokuthi angiphuphi nhlonbo noma ngakuthiwa ngiphuphile angiwakhumbuli kahle ayabaleka angazi ngizoyilungisa kanjani lento ngicela usizo
@nomalangantsele1384
@nomalangantsele1384 Жыл бұрын
ngibonga kakhulu Mabhutho
@KhulekaniHenryNdlovu
@KhulekaniHenryNdlovu 6 ай бұрын
Sawubona mthandazi besacela ungipha inumber ukuze ngikufonele kubuza nge consultation 🙏🏾
@NgiLindeMkhonto
@NgiLindeMkhonto Жыл бұрын
Inkosi nethongo bakubusise ngokuhle kodwa💞💞❤️♥️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@mthokozisidlamini2095
@mthokozisidlamini2095 2 жыл бұрын
Sawubona nkosazane emhlophe, umbuzo wami uthi, ugogo wami owangikhulisa, esaphila emhlabeni wathi kimi ngingalokothi ngihlabe and ngingamhlabeli uma esengasekho emhlabeni,
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngicela ungifonela sizokhuluma 0614007521
@busisiwemngomezulu3436
@busisiwemngomezulu3436 Жыл бұрын
Thokoza cc will do it especially me and my sister got paid bride price but nothing happens but all my moms side are all married
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
0614007521
@uniquelungie2225
@uniquelungie2225 Жыл бұрын
Fruitful information🙌🙌 please share this video on Tiktok so that I will be able to save and share with my watsapp contact. Thank you so much engathi ungahlale ugwansile umbele once oncela kuwo usicobelele siphile siphumelele sonke.❤🌹❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@samntulini2114
@samntulini2114 Жыл бұрын
Siyabonga ukusibonisa lezizinto esingazinakile
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@nthabelengmatabane5814
@nthabelengmatabane5814 2 жыл бұрын
Ngyabonga sisi Hlengiwe yaz ukhuluma nami impilo yami nasekhaya injengoba usho sengizolungisa ngizwile sisi waze wayisibusiso kimi iNkosi ikuubusise sisi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga,Amen
@dumazilemavundla4311
@dumazilemavundla4311 5 ай бұрын
Cela ukubuza uma wazalelwa ekhaya wangiphika u auntie noma wami akashandie nogogo wayengashandike mina ngihlala ka baba bashona bonke kababa ngayohlala ngoba kwakungasekho muntu okhona ikinga ngihlala ngicabanga ukubenzela izinto uma ngicabanga ngiyazamula ngibhodle ngifikelwe izinyembezi
@ivymaephele6519
@ivymaephele6519 4 ай бұрын
Ukuphupha ngomuntu oshayela ibasi
@phindilemichael352
@phindilemichael352 Жыл бұрын
Makhosi NgoNyama kaNdaba Camagu, iinkullumo zakho ,zululutho siyabonba Emakhosin
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw Жыл бұрын
Syabonga Thokoza gogo
@carolinerapoo2176
@carolinerapoo2176 Жыл бұрын
In the family we've same problem how can u help us how can i see u please
@nomusabuthelezi759
@nomusabuthelezi759 2 ай бұрын
Thokoza gogo kuyezwakala najabula ukuzwa lezindaba
@SaneleNgubane-fu1in
@SaneleNgubane-fu1in Жыл бұрын
Thokoza ngijabule kakhulu ngokuzwa lencazelo ngiyethemba ozongisiza kulesisimo esibhekene naso ekhaya umndeni wethu awuzwani luxatshenwe imbangela yasuka emumva Uma sizes lwababonayo
@bongekileshembe1651
@bongekileshembe1651 Жыл бұрын
Sawubona sisi nami nginezinkinga engizi ukuthi ngizozilungisa kanjani ngicela usizo lwakho
@bongekileshembe1651
@bongekileshembe1651 Жыл бұрын
Ngicela ukufonela cc ngasha ngiyabona uzongisiza
@busindlela
@busindlela 2 жыл бұрын
Your tone gogo ngathi awumnandi kahle
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
mkhuhlane wokuphenduphenduka kwezi liyazishintshela lona
@som6577
@som6577 2 жыл бұрын
Sawubona sisi...ngiqalaphi uma ngizimisele ukukwenza.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngizoyenza ivideo ezokuchazela kahle
@nomalangantsele1384
@nomalangantsele1384 Жыл бұрын
Ngicela indlela yokuza kuwe pls ngane yam pls
@thembizwane4146
@thembizwane4146 Жыл бұрын
Sawubona gogo ngiyabonga izincazelo .ngibhekile kuma video kodwa angitholi .ngiphupha ngiphethe i Ambrella liyana sometimes alini .ngiyabonga
@lebohangkhanyile6275
@lebohangkhanyile6275 2 жыл бұрын
Uma wethelwe ngo gogo kambe omunye omuntu,isimo sokuziphinda phinda,uyilungisa njani
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
angikuzwa kahle ngicela ungifonela0614007521
@zingaphistempar9895
@zingaphistempar9895 2 жыл бұрын
Ngiyabonga ntombenkulu, undikhulule ngale ntetho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@philanijiji3989
@philanijiji3989 Жыл бұрын
Mukhulu umsebenzi wakho sestera inkosi ikbusise
@mamoleliarebabedi8291
@mamoleliarebabedi8291 2 жыл бұрын
Siyabonga makhosi 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@fanalucasmathebula1668
@fanalucasmathebula1668 2 жыл бұрын
Sawbona sisi kuyazwakala okushoyo futhi kubalulekile kuyasiza,manje ungendza njani Uma abantu bakini ozalwa nabo bosisi bakho nabo bhuti bakho no mawakho,kuyibona abacikelela Impilo yakho kuthi Ibe phansi ingalungi,kuyibona abakuhambela phambili abazi wanke a maciniso wena abakutjeli lutho bahlezi bahlangana ngawe emakhoneni
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngicela ungifonele ungibuze ngayo lendaba 0614007521
@carolinerapoo2176
@carolinerapoo2176 Жыл бұрын
Hello this problem it's happening in the family we don't who ask for help pls help how can i see u
@nompumelelomabona3893
@nompumelelomabona3893 Жыл бұрын
Ngifunde okuningi
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 3 ай бұрын
Sikhala ngokungabikho kwemali
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 3 ай бұрын
Iqedwa kanjan
@nokwenzekambokazi5613
@nokwenzekambokazi5613 Жыл бұрын
Siyabonga Gogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@JoanankosinhakaNhaka
@JoanankosinhakaNhaka 5 ай бұрын
Ngiyabingelela makhosi ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha uphahla kusho ukuthini
@MoeketsimaxwellMagwaza
@MoeketsimaxwellMagwaza 6 ай бұрын
Thokoza Gogo ndicela ubuza ngiyenzela kuphi loko,nginga khulumela emacekeni or ngikuluma appending ekhaya
@bhekiziqubu2343
@bhekiziqubu2343 Жыл бұрын
🙏🙏👏👏👏
@NokwaziJoyceMonyamane
@NokwaziJoyceMonyamane 8 ай бұрын
Gogo kusho ukuthi ukuthini ukuphupha ugqoke irokwe lomshado elimhlophe ugijima uligqokile laze langcola umphetho 8:18
@mariathandiswa8130
@mariathandiswa8130 Жыл бұрын
Mabhotho ccwam ndicela ukubuza xauphupha uhamba kwitha road kubekhona I ndawo e round utyani bathi ababili bengiba landela bashone kulendawo iphendule amazi kanti bokuyindawananje e green ibukek iwutyani enkos ccwam
@sibusisobohlela9868
@sibusisobohlela9868 2 жыл бұрын
Sawubona maMboTho syabonga kakhulu kakhulu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga uma ungafona nanje bamhlanje dingaluhhisa okuningi 0614007521
@lydiamtshali7355
@lydiamtshali7355 Жыл бұрын
🙏
@babalwaralo8177
@babalwaralo8177 Жыл бұрын
Bendicela ubuza Sis ukuphupha umuntu ekunikeza ooR200 abaninzi ...ithetha ukuthi?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kusho ukuba namandla ukuboniswa izinto kodwa ungafona ngikuchazele kahle0614007521
@babalwaralo8177
@babalwaralo8177 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 probably you are busy i did call Mam
@phindilemichael352
@phindilemichael352 Жыл бұрын
Makhosi NgoNyama kaNdaba Camagu,ndihlala ndikumamela njalo mangithole isikhathi ndiyabonga ngenkulumo osixwayisa nosifundisa ngazo ukuthi siqaphele ,bendicela ii nombolo zakho Thokoza Gogo.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
0614007521
@phindilemichael352
@phindilemichael352 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ndiyabonga maMbotho UBAWO akubusise Camagu NgoNyama kaNdaba 🙌🏽🙌🏽
@cebomchunu2673
@cebomchunu2673 Жыл бұрын
😭😭😭kusangana ikhanda mambotho mangilalele video yakho angisazi ekhaya ngiqalephi ngibhekephi ngendlela izinto ezonakele ngakhona ubaba wayengwazwani nabakubo nathi asizwani without a reason. Nomama wayengazwani nabakubo.izingane zethu nazo azinakani nje kuyabheda. Okungisanganisa kakhulu njengamanje nokungikhipha kungifaka esibhedlela yilokhu idlozi langikhipha lona ngaphupha ugobela ngampela ngamfica njengoba ngiphuphile idlozi kwakuhle lazenzela yonke into saxatshaniswa ukuthi ngingenelwe amathwasa nami ngisathwasa
@cebomchunu2673
@cebomchunu2673 Жыл бұрын
Nnomawami kwenzeka kuye. Ngaya kugobela no2 akwabakuhle nomawami wenza kanjalo futhi wacishe wafa emthakatha ugobela wagcina esezithwasisa yena.manje mina ngiyagula sengizame kaningi angilulami idlozi alisebenzi elikamawami uze washona esebenza angsazi ngampela ngenzenjani🙏
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Жыл бұрын
Mhh wakumonela..KhulumaneDlozi lakho wena ngoba uGobela wamkhonjiswa uyena okungenzeka kunenkulumo ongazange uyilalele.ugobela omboniswa yiDlozi usuke ezokusiza kokuthile aqede ubuyele ekhaya so kungenzeka wahlala kakhulu kuye.banomona oGobela Mtanethongo
@thembindimande732
@thembindimande732 6 ай бұрын
Hlengiwe ngicela ukuxoxa nawe ngasese
@alancharlies6505
@alancharlies6505 2 жыл бұрын
Sawubona gogo mina ngiphuphe ngise sontweni ngifundisa abantu ngempilo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kuzoba njalo uyakhonjiswa futhi uyakhunjuzwa ngawe
@willowvalemkhwanazi1912
@willowvalemkhwanazi1912 2 жыл бұрын
Siyabonga, kusho ukuthini ukuphupha ushaya indlamu?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
0614007521 ngicela ungifonele khona ngizozwa kahle
@mxolisieugene7795
@mxolisieugene7795 Жыл бұрын
Thokoza gogo ngicla ukubuza ukuphupha umhlambi wezinkomo engathi izinkomo ezikade zahlala entabeni zicebile ngizibuyisa ngiziletha ekhaya ngifike ngizifakele amanzi ebhavini ukuthi ziphuze, zigcwale igceke ngizikhiphe futhi ngizise entabeni engathi Kuno ma ongasekho ngibone nabelungu besilisa abawu 2.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngicela ungifonele ngizokuchazela kahle0614007521
@guptajnrrajesh7340
@guptajnrrajesh7340 2 жыл бұрын
Sawubona. Siyabonga ngengcazelo🙏, mina ngicela ungsiza ngenumber otholakala kuyona.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521 ufone manje
@guptajnrrajesh7340
@guptajnrrajesh7340 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ngyabonga
@busiswandadane4891
@busiswandadane4891 Жыл бұрын
Thokoza gogo. Cela kubuza kuthi Uma uphahla wenza kanjani futhi ukwenzela kuphi?
@sphiwombukwana9094
@sphiwombukwana9094 Жыл бұрын
Sawubona Gogo, ndibenephupha elindibhidayo apha evekini. Ndiphuphe ndiqhuba imoto yam ingathi kusebusuku kuba xa ndizama ukukhanyisa izibane azivumi kodwa iyahamba imoto, xa ndizama ukubamba brakes azisebenzi. NDIKWAZILE kodwa ukuhamba akwenzekanga accident, ndotuka. Ndicela undicacisele lona Gogo. Thokoza
@israeldlamini1703
@israeldlamini1703 Жыл бұрын
Ngahlangana neVideo kwento ebengiyi cabanga usuku lonke namhlanje..thank you
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@nokuthulagumede4543
@nokuthulagumede4543 Ай бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ekupha izimbali ezimhlophe
@olgabembe2246
@olgabembe2246 2 жыл бұрын
Ngiyabonga Sisi ngiyezwa.Manje if umyeni wami ethi nakaphuza already aphele inhliziyo kusasa avuke axolise athi akazi bekenzenjani ?ngiyakhona ukumcelelela mina kwabakibo ngoba yena akakholelwa kulezinto nd siyaphahla sense konke kodwa kuvalekile nakubantwana.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
0614007521masikhulume ocingweni
GCWALISA AMANDLA ESITHUNYWA KANJE
11:17
HX MBOTHO
Рет қаралды 37 М.
IZIVEZA  KANJANI INGELOSI YESITHUNYWA KUWE
16:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 76 М.
兔子姐姐最终逃走了吗?#小丑#兔子警官#家庭
00:58
小蚂蚁和小宇宙
Рет қаралды 10 МЛН
버블티로 부자 구별하는법4
00:11
진영민yeongmin
Рет қаралды 24 МЛН
🕊️Valera🕊️
00:34
DO$HIK
Рет қаралды 12 МЛН
Umbonakanjani umuntu omkhethelwe idlozi lakho
23:20
HX MBOTHO
Рет қаралды 29 М.
UKUPHUPHA UMUNTU OTHAKATHA WENA
10:44
HX MBOTHO
Рет қаралды 35 М.
UKUZE ITHONGO LIKWENZELE IZINTO YENZANJE
11:44
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 174 М.
UBIZO LWAMANZI NEZIMPAWU
9:07
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 91 М.
UMOYA OKULIWA NAWO YILO
31:11
HX MBOTHO
Рет қаралды 17 М.
UKUKHULUMISA IDLOZI
9:01
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 17 М.
Wenzanjani umthakathi okuthakathyo futhi umbonangani
37:04
HX MBOTHO
Рет қаралды 44 М.
ukuzamula okungapheli kusho ukuthini kumuntu wemimoya
23:30
HX MBOTHO
Рет қаралды 27 М.
IZIMPAWU ZOKUBA NENDLOZI (ABANTU ABADALA)
11:36
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 52 М.
兔子姐姐最终逃走了吗?#小丑#兔子警官#家庭
00:58
小蚂蚁和小宇宙
Рет қаралды 10 МЛН