Khuzani Mpungose uthole izibusiso kwi-King Goodwill Zwelithini nge

  Рет қаралды 29,493

Sabelo Surprise

Sabelo Surprise

Күн бұрын

Khuzani Mpungose uthole izibusiso kwi-King Goodwill Zwelithini nge #gcwalisimabhida30march201o

Пікірлер: 43
@sandilehlongwana5375
@sandilehlongwana5375 6 жыл бұрын
Wenze enkulu inhlonipho mfoka Mpungose ubudoda okanye ubunsizwa busegazini kuwe izinto zakho uyazhlela NAMBA 1👑
@rhymesbusisonkomo2539
@rhymesbusisonkomo2539 5 жыл бұрын
UKhuzani njob'ethandwa nje kungoba uyahlonipha lo mfoe uyophumelela ukudlula bonke omaskandi abake baba khona kuleli elika Mthaniya uyodlondlobala abe namalunda acebe ngawo lomculo uKhuzani angimqhathi namuntu kodwa ngithi uyinkosi wawo loshuni uyiNkosi yawo uMaskandi
@victormakhaye6991
@victormakhaye6991 6 жыл бұрын
Woooo yenzeka indaba madoda iNkosi yesizwe uhlangs lomhlsbathi ungangezwe lakhe ubusisa iNkosi yomadksndi Yomaskandi ngenkomo Mmmm suzowuzwake mona kumfoka nenke ngisamusho vele mhlsmpe seqalile nje
@rhymesbusisonkomo2539
@rhymesbusisonkomo2539 5 жыл бұрын
Cha syabonga mpela wee mpungose sbongi mpela
@siphothango9857
@siphothango9857 6 жыл бұрын
Ngiwumlandeli we Gcokama Elisha, kodwa ngyakweseka nsizwa yakithi ngyafisa sengathi ingagcwala iMabhida, yobonana khona.
@prophetmzila7820
@prophetmzila7820 6 жыл бұрын
Khuzani mfowethu kukufanele, nami ngiyakubusisa
@lindikhayalids3907
@lindikhayalids3907 6 жыл бұрын
Viva ngo Khuba viva. #syaya emabhida
@nontlesikhulume931
@nontlesikhulume931 5 жыл бұрын
Yayitshilo indidane yathi ikunika 2yrz akako oyomelana nawe KHUUUUUBBBBBAAAAA
@lindanimzobe7260
@lindanimzobe7260 6 жыл бұрын
Ifundisekile lensizwa iyaz ukuth mele uyobika koNdabezitha syabonga NDLAMLENZE
@thashmabuya1381
@thashmabuya1381 6 жыл бұрын
Mfe2 ngibonga inhlonipho oyenzile enkosini.ngithi phambili King Khuba,akwenzeke njengokufisa kwakho mntakababa
@mlungisis2658
@mlungisis2658 6 жыл бұрын
Inhlonipho uhamba phambili ibambe Khuba
@ntuthukomkhize1597
@ntuthukomkhize1597 6 жыл бұрын
MPUNGOSE ngokwenza okuhle nginethembalokuthi abanye abaculibayayisika iphethini kuwe ukhule GAWOZi
@luckyshange2178
@luckyshange2178 6 жыл бұрын
Iyagcwala imabhida. UKhuzani inkosi yomaskandi. Izibusiso zohlale zikulandela wena wakoKhuba.
@buhlebakhetouch2416
@buhlebakhetouch2416 6 жыл бұрын
😍😍😍qhawe
@celumusamajola5508
@celumusamajola5508 6 жыл бұрын
Imabhida yona izogcwala izwe elika Khuba
@sabelosurprise5779
@sabelosurprise5779 6 жыл бұрын
#gcwalisaimabhida30march2019
@njabulontshaba5617
@njabulontshaba5617 5 жыл бұрын
Ayi Khuzani mfw2 uyayenza into yakho ngikufisela impumelelo njalo nje mtakababa
@mongimahlokota318
@mongimahlokota318 6 жыл бұрын
Izweee elika khubaa
@thommasilo9145
@thommasilo9145 6 жыл бұрын
Izweee, izweee ,elikakhuba izweee. Sobe sishokanje emabhida.
@desiremandladd9009
@desiremandladd9009 6 жыл бұрын
khuuuuubaaa
@ruebenangithinjekhubaeishn3517
@ruebenangithinjekhubaeishn3517 6 жыл бұрын
Ilapho khubam
@sandilensele1547
@sandilensele1547 6 жыл бұрын
Akusho thina kusho ungangezwe lakhe uthi ufisa yenzeke unyaka nonyaka lento .mangabe eseyenza njalo ngonyaka uKhuba ningasho kuth ufunukubukwa
@sabelosurprise5779
@sabelosurprise5779 6 жыл бұрын
#gcwalisaimabhida30march2019
@samediatv
@samediatv 6 жыл бұрын
anginandaba mina ukuthi uzincengisela kubani we khuzani engikushoyo nje ukuthi ngeke uyenzeluthu eyako Duyaza inkunzi leya izokushaya noba ungathenga ibhanoyi izikushaya noma ungathenga istimela izokushaya yinsizwa leya.
@mdolombamdolombadube3360
@mdolombamdolombadube3360 6 жыл бұрын
Ulahlekile ke wena lo duyaza wakho uyinkunzi kini nasemdletsheni hayi kweyako'Khuba
@hloniphanindlela3292
@hloniphanindlela3292 6 жыл бұрын
Thamie Bongani ... kkkkk ngavele ngahleka..hayi cha ngifisa ukubona intombi yakho Bongani..angibazi ubushimane obunjena'pho
@hloniphanindlela3292
@hloniphanindlela3292 6 жыл бұрын
Ngyengithi mna kwezeGcokama..akenivule indlebe nivale ingqondo ukuzwe umuzwe kahle umuntu mekhuluma..ngoba ngeke ulalele ub'ucabanga..lalela ubusuhlaziya ngegqondo..nibona uKhuba sengathi kukhona ubacheme naye endaweni eziphezulu ingoba ekhuluma into eyakhaya..uyisibonelo esihle..futhi uyahlonipha..hayi ngoba becheme naye..ukhozi..amaphepha ndaba..uhulumeni..amakhosi neSilo imbala..ibone lapho'ke ukuthi kukhona okuhle ngalomfana kaMpungose..ningakhohlwa neNdidane yayenzenje nayeke useyiNdidane njengoba yashiya ukuprofethile lokhu okwenzeka namhlanje..nina ngoba hey..hayi angthule
@thebugomakhubela7065
@thebugomakhubela7065 6 жыл бұрын
ingcokama liyeza emcimbini emabhida,ima isizogcwala ke manje leya ibingeke ingekho inkosi kamaskandi. king Duyaz
@hloniphanindlela3292
@hloniphanindlela3292 6 жыл бұрын
Thebugo makhubela ..ave nihkekisa nina..inkosi ayikusize mfowe2 ungabi isigqila somona..ulungile weseke loyo omthandayo hayi ukthi nihambe nomqhathanisa nabanye ngoba sizonitshena amaqiniso nikhale..buku uKhuzani indlela yakhe yonke kusukela engena emculweni nokuthi yini ayizuzile endleleni..bese ubuka uDuyaza indlela yakhe nokthi uzuzeni.. ulalele nama interview abo nawe uzowubona umahluko walaba bobabili..yebo khona siyazi ningabashovi benkani kwasho qhawe..igcokama lamukelekile hayi ngoba lizokwenza imabhida igcwale..ingoba ngelinye. lamaciko
uKhuzani uchaza kabuhlungu uGogo wakhe udlulele phambu kwakhe
41:20
99.9% IMPOSSIBLE
00:24
STORROR
Рет қаралды 31 МЛН
IL'HAN - Qalqam | Official Music Video
03:17
Ilhan Ihsanov
Рет қаралды 700 М.
Fusegi Ngempela Manje!
10:20
LIMIT NALA - Topic
Рет қаралды 4,7 МЛН
ANC Unmasked: Insights from Chris Hani's Protector | Episode 12
1:00:18
Just Talk With DJ Cappuccino
Рет қаралды 65 М.
IGCOKAMA ELISHA PRESS STATEMENT
5:37
Bohlokwa Mpiti
Рет қаралды 80 М.
危险的富贵:赵薇的难言之隐
42:49
二爷故事
Рет қаралды 1,3 МЛН