@@thabisosimelane7730 shuthi ubuke amasimba cha uyawathanda booo
@SibongiseniNgema-vg9iqАй бұрын
😂😂😂😂😂😂 wena mfana yedelela ngeke. Kdw.kuyomele uzothathe izeluleko zethu akukuhle mf2 ukuhlukanisa abantu abathandanayo akukuhlw never noma ungathini fth uysbuko wena sezwe abantu bengalthola kalula nje
@thabisosimelane7730Ай бұрын
@@SibongiseniNgema-vg9iq uthwele angisho
@SibusisoKhoza-b3rАй бұрын
@@kingzosotv2965Musa ukuzikhukhumeza. Lalela ababukeli. Yebo sibiyele ngoba sikuxhasa kodwa today's episode ayihambanga Kahle. Read all comments and see what a flop this episode was
@sihleSangweni-r5hАй бұрын
King Zozo 😢😮😢😢 uWrong kakhulu mfana kithi I cnt lie nawe sowu Ginger uhamba umosha ama relationship ngendaba yalomngani wakho okufonele y angajoli yena azobhebha umuntu wakhe naye u fail us Boi 😢
@NtombizodwaMasuku-r1zАй бұрын
Big time
@mduduziMavundla7242Ай бұрын
Ungalinge umfake u Ginger ngoba ifoni ngeyakho nguwe usuke uthandana ngaphandle without kuthela umuntu wakho
@JabulisiweMchunuАй бұрын
King Zoso ngikuthanda impela kodwa lah ubhedile hay kancane Abantu bethandana uzobahlukanisa ubungeke wenze ngenye indlela amadoda anjena kodwa ubemhlonipha Uma Shenge Waze wayenza into embi ubhedile lah hayi kancane ayikho indoda enomuntu oyedwa kodwa bebehloniphene bethandana wafika wwzobhidliza😮😮
@SboahMhlongoАй бұрын
Ay akumnandi 😢lokhu ay ay ay king zoso ubhedile
@sbonelomkhize13320 күн бұрын
Mgvunelana nawe nam cc wam ubhedile u zoso la
@Ngelengele712 күн бұрын
Ibingekho enye indlela😮 😢
@SANDIEYMALIKAАй бұрын
Good job king zoso , sekungakhulunywa njeerh babheda kabi laba badlala ngezingane zabantu 😂😂
@NomapheloNgubo7 күн бұрын
Yazz yini indaba ye cheating ngeke yaphela nje at all , amadoda awaneli shame futhi nje ay 😢
@suzzylandwalz3075Ай бұрын
Beautiful couple. Ayikho into engalifuni iciniso njengomuntfu lomnyama. Zoso didn't do anything wrong. Relationships built on lies don't last. Keep up the good work Papa.
Bing up Zozo well done kubuhlungu ukuthanda umuntu kanti yena uyadlala uryt kakhulu zozo
@CynthiaAndiswaDlamini-hj7fbАй бұрын
Waze wamosha king zoso kanti buyokwenzani laphana buyohlukanisa or ubuyokhuza buka Nje uyahleka uhappy 😢ay shmm
@PrettyntombikayiseMbhele10 күн бұрын
Ay nam angithand okwangempela akekho umuntu weslisa o-perfect as long ekuhlonipha bekwanele bethambana ngendlela yabo nothando lwabo lungenazinkinga till kuvundululwe okucashile 😮
@mangiegabela6017Ай бұрын
Azikhale king Zosi,ukewulisa ingane yabantu kanti uyayitshotsha😅
@buhlensele60815 күн бұрын
Ei nam ngmangele Iqiniso ukut ungamthembu munt kodwa thembitshe
@VirginiaRondo-j2y20 сағат бұрын
Ngane yomuntu lubizo lwako lolu abakuyeke❤❤❤❤
@PatienceThabetheАй бұрын
Ngaze ngamthanda nangu Big Zulu 🎉 watching frm Cape Town 🇿🇦
@BhidamasokaАй бұрын
😂😂😂😂
@SLUNGILESOSIBO26 күн бұрын
We cc ngcel number yakho plzzzz
@NothaboNcube-e9dАй бұрын
Very good zozo sikhathele ngokudlwa ngamadoda besitshela amanga
Haw ngavel ngawelwa Mabel ngokhumalo🥺😳😭phephisa mashoban😩😹kdw zoso into oyithunyiw awsayenzang buzokhuz msindo Wen ay kuphenqa mafoni😩😭
@MrCebisoАй бұрын
ay kubi lokhu enikwenzayo Zoso kubi
@Ttouch123Ай бұрын
Zoso khuzeka, uku khohlakala kodwa nje lokhu nikwenzayo nale team yakho. Seniya bheda ngempela. Hlukanani neythandani nje ziyjabulise. Fisa banishaye kweminye imizi, ningcolioe, nibolike nje nishoda ngoknuka. Skukho qhawe my fool nje lama umsangano
Umntu kuhle akhulume iqiniso musani ukuthuka king zoso akazibizang la amaqili lawa noma esemathunzi ezintaba bayongena nabo ethuneni
@JesusChristToday-JCTАй бұрын
That is wrong one day nizobulawa estradini. 😢😂
@PrettyntombikayiseMbhele10 күн бұрын
As much nginyanya indoda efebayo ngcono ngihlal ngingaz ngob akumnandi ukuhlukana nomuntu usamthanda labantu baficwe behleli kamnand bethemban kwanele lokho yabon le ay angithand min akekho umuntu o-perfect kod
Ayikho lento, privacy invasion is a crime he should be smart to know what to take and what not to
@CathrineConnyАй бұрын
Akakhuzanga uxabanisile impela
@ZandileElsieАй бұрын
Logal beyojolelwa kuzekubenini
@sphiliselenkosiprincessАй бұрын
ubethunyweni chaza
@mondise574Ай бұрын
Waze wanomona umakhelwane 💔🤕 KODWA KE umsizile u cc ngoba le Ndoda ayibanga ne qiniso bekumele imtshele u mashenge Ukuthi inomfazi bese Kuba kuye Ukuthi uyangena nobe cha
@vusiendongah7752Ай бұрын
King Zoso lungisani lowo mjolo eniwubhidlizile ikhomba ukungasi lento eniyenze kukhumalo.uKhumalo wakha umuzi nina niyawubhidliza nomaKhelwane kakhumalo akani2manga lento eniyenzile crc
@mzwandilemdletshe9345Ай бұрын
Impela babhedile
@ThapeloMemela-if3hkАй бұрын
Aaah king zoso uyabheda mfwethu uchitha imizi yabantu.
Ubhedile nje straight, wenza umsebenzi ongangene kuwo. Into oyithunyiwe awuyenzanga. 😢😢😢. And after that animsizi umuntu abe ryt, nimosha I relationship yabantu qede niya hamba. Benoyokwenzani zoao laphana😢😢😢😮
@thembiencube-s2uАй бұрын
Ngumsangano nje lowu
@ZowiBloseАй бұрын
Ay kodwa zoso mfwethu udlalile ngokhumalo kungenzeka kuthi nomashenge usetholenye indoda nje bevesefuna ndlela yokuphuma lo haaaaa isikhwama besesivese siready khumalo khululeka uzomuthola umuntu orayt ozokwamukela noma yini ozengokuzo vusa umuzi wakini ayi lo vese ahambe nje engalungisanga ..and kungenzeka naye ubesevese ecimile mikhuba yakhe....hamba juba bayokuchutha phambili ..sala usumthatha wena zoso ...uzozisola locc ngoba umtungwa bemenzela yonkinto but yena wadlala ngaye ...ayikho indoda engenamfihlo yayo kodwa ibeyazi kuthi yona imi kuphi ...bekusengalungiswa but mashenge wakhetha ukumushiya ...uyozisola mashenge😢
@ThanduxoloKhumalo-dh3fqАй бұрын
Ugejile King Zoso Bafo 😢😢😢Singama Ntungwa asineme ngesenzo sakho😢
U king ginger uyayenza lento why nigxeka uzoso ngobufebe bomuny Umuntu good job wena zoso🎉❤ singaphel amadoda afebayo
@thulinhlapo7241Ай бұрын
Seniyamdukisa ke manje. Uma umuntu umthanda, futhi umfisela izinto ezinhle umtshela iqiniso. Aphatheke kanjani lo omthumile uma esenza into engamthumanga yona. Uma eqhubeka ngalendlela azoncipha ama subscribers. Uyobe usumbuka wedwa. Le Channel, ngiyayithanda kodwa sengizophelwa uthando. Umuntu, ngumumtu,ngabantu!
But going into other people's properties invade their privacy because of a jealous people this couple were madly in love will the neighbor come on board 😅😅
@thembiencube-s2uАй бұрын
That's nonsense
@KevinButeleziАй бұрын
The presenter should also learn what to take on and what to say no to. One day is one day he will be in trouble
@lennoxrashopola3561Ай бұрын
@@KevinButelezi he is desperate for content this one yeses
@NkanyisoBiyela-vc4kdАй бұрын
Uyathemeleza too much king zoso. Mele uyeke umaketha. Mina nje ngeke ningenzise into ngenkani
@ZodwaSonjica-gc2cfАй бұрын
Mina angimugxeki u Zoso coz uthunyiwe yi Campania yakhe .like UGwajo naye angimugxeki coz yi Campani eyayimthumile
@KhulekaniPhakathi-q7mАй бұрын
Manje omunye akusamele abhebhe mdalakabi lobhuti makhelwane unomona inja yesishimane
@thobelenintombifuthi8560Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 akusiyo 4n yami lena ifike nani nayifaka phaketheni lami😂😂😂😂😂
@buhlensele60815 күн бұрын
Ubebona phel Bab Khumalo ukt nakh sezizomkhalela🤣🤣🤣🤣
@buyiemkhize6978Ай бұрын
Good Zoso, sifa ingculaza kangaka nje ezweni ngenxa yabo labantu ubanje, Cheaters! Nxeee
@wendymckay6762Ай бұрын
Ay ngaze ngamzwela uKhumalo ,bhuti olungile nje noma ekhuluma bakit
Vele ayikho nalento ningakhathazeki kuya lingiswa klezinto
@ZandileElsieАй бұрын
Sibonge Zoso
@mtombfuthndamase8653Ай бұрын
Mxm zoso uyabheda ubungathunyanga le suyenza uzothini nge love back yabo? Ungabatjenanga behlise umsindo komakhelwane
@nomathembangcongo9457Ай бұрын
Yandli ntshebe 😂😂Kingzoso u re the pest of the best.Kona ngempela ukungacabangelani mese uzohayiza.Ngake ngahlala nabantu ababenjalo tjooo😳🙆♂️yayize icele uxolo 🍑ithi uxolo uxo...xolo.Ngagcina lapho ukuhlala endaweni engathi ama cottage ngoba ukucabangelana akukho
@Buyie421Ай бұрын
Offside episode
@LindaJali-r1zАй бұрын
Yhoo imbi into yokungathembani lendoda izingomba izifuba ngalo sisi kanti yenza okubi ayikwazi ukutya islice esiqatywe macala hayibo