Ku-Ngizwe, ku-Tshatha, ku-Mcineka nakwiGcokama

  Рет қаралды 74,056

Mavundla Media Experience

Mavundla Media Experience

Күн бұрын

Пікірлер: 271
@dumsanivilakazi3938
@dumsanivilakazi3938 2 жыл бұрын
This guy is preaching peace which most leaders fail to do when there are differences.... khula mfwethu your brave
@joencongwane7272
@joencongwane7272 2 жыл бұрын
Washaya nsizwa I salute your initiative and your tone suggest you should be the next president....of the country not yesgodi!
@emanuelntombela2062
@emanuelntombela2062 2 жыл бұрын
👏👏👏👏 Lenkulumo iyalidinga ihlombe iphusile lensizwa ulimu layo luqonde nqo Mavundla mfwe2 ayashoda amadoda anolimu oluqonde njengolwakho mfwe2 uyindoda 🤝
@dumsanivilakazi3938
@dumsanivilakazi3938 2 жыл бұрын
I salute you Mavundla I wish you can be a mediator between this three guys we are tired of noise with no solution. sungula icommision yoxolo ubabize ukhulume nabo simple
@luckyngcongo3090
@luckyngcongo3090 2 жыл бұрын
I namandla.mfokaMavundla ...wabatshela kamnandi bonke ungancengile lutho kubona
@luckyphikela4506
@luckyphikela4506 2 жыл бұрын
Wena wakwethu! Washaya nolimi lwakho futhi luhle, nesiZulu Sakho sinone kakhulu kodwa ngethul'sgqoko ngephula neminwe. Yebo izibongo zensizwa azifakwa shukela kodwa ngenxa yeqeqebana nje elikubhekayo libe lingabesaba omdala wezinsuku (amakholwa) kuthi ukulumela ngamagama athile aphathekayo.
@melusindaba9493
@melusindaba9493 2 жыл бұрын
Mmmmmh! syabonga bhuti Vundlas ngokuba nesbindi ume ngeqiniso utalabhe obhuti..
@Londa_Mkhize
@Londa_Mkhize 2 жыл бұрын
👏👏👏👏 Nangu uMongameli wamaBhinca
@phumlanimabaso701
@phumlanimabaso701 2 жыл бұрын
Ayisukanini madoda ngiyathokoza lapho Mavundla uyinsizwa yoqobo angikhathali noma bengathini wayibeka yacaca what a most talented person respect 💥💥💥💥
@thembelanimkhize7920
@thembelanimkhize7920 2 жыл бұрын
Ile enenhlamvu ezinti zamasende inempimpi embili mnakwethu
@gugublake911
@gugublake911 2 жыл бұрын
@@thembelanimkhize7920 kusho ukuthini loku okubhalile? Angikaze ngahlulwa isiZulu ngisifunda until today
@luckymbatha2679
@luckymbatha2679 2 жыл бұрын
Mavundla mina cha ngiyathanda ukuzwa insizwa ikhuluma kanje uyisoka mfanawakith keep it up.
@sizwemyeni4976
@sizwemyeni4976 2 жыл бұрын
Wabeka qhawe lakithi, ufanele ukubekwa induna, kufuneka amadoda anjengawe
@delanipatrick7958
@delanipatrick7958 2 жыл бұрын
👏👏👏 Give that Man a Bells.inamandla kakhulu Mavundla.
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 2 жыл бұрын
Bra Pat Betrams no.1
@philasandempembe2730
@philasandempembe2730 2 жыл бұрын
Asbonge Mavundla🙌🏾. Bambalwa abafana nawe💯
@mthokozisinduli2756
@mthokozisinduli2756 2 жыл бұрын
Siyathokoza nsizwa, unamagalelo nesiphiwo sobuholi. Uphiwe ubuholi nd charisma
@bennymgudie7762
@bennymgudie7762 2 жыл бұрын
Hay lentsizwa yeyapi suka✊✊gadla kamnandi kanje
@cottonwoodsguards6808
@cottonwoodsguards6808 2 жыл бұрын
Ulijongo langempela Vundlas mfanawam, bamba ithambo senze ishumi 🤝
@mnelisinsele8747
@mnelisinsele8747 2 жыл бұрын
Unobunono bhuti, amaciko uma engasika la kuwe angathuthuka kakhulu.
@sihlemasondo2898
@sihlemasondo2898 2 жыл бұрын
Lindakamkhonto
@khethelokhumalo5127
@khethelokhumalo5127 2 жыл бұрын
Mavundla uyiqhawe ...i charge you in the name of peace nenqubekelaphambili to unite these gusy ..kusho mina indunazamantungwa okhuzamaviyo ehleli engilandi.
@vuyanidlomo1454
@vuyanidlomo1454 2 жыл бұрын
Uyindoda mfoka Mavundla wabeka bhuti islima kuphela esingathi asizwanga noma sibone ugcobho kulenkuluma yakho iqondile idodile inobuqhawe👌👌phekwabo batalabhe mpeeeeeela kodwa khona osale ngephutha ,manje bengithi mina uyanqena yin ukumbhunyela ngamasaladi
@FortuneTransport
@FortuneTransport 5 ай бұрын
WeMavundla Nkabiyam 😊usuke ubesaba abantu othi Uma ubatshela izindaba zabo uthathe isibindi ngebhodlela kanti yonke into oyishoyo iqondile bangakuzonda Uma bethanda kodwa uyishaye esikhonkosini Nkab'yam. Unwele olude wakithi ngilokhu ngicosha nje emva kwakho ngifake egodleni wami
@mackmotene3910
@mackmotene3910 2 жыл бұрын
You are the gud adviser to all an keep the gud work,brave,naked truth an building the nation salute
@sanelesangweni3973
@sanelesangweni3973 2 жыл бұрын
Ay uyinkunzi Mavundla, insizwa ezinsizweni, ngabe lihle izwe ukuba zonke insizwa ziwuhlonipha njengawe umhlaba, ezinkulumeni zakho nkabi uyaveza ukuthi ay ngoba wesaba noma wedelela kodw umuntu uyamazi kuth ungumuntu, umhlaba ufanelwe ukuhlonishwa, ngyathemba kuthi nezinye insizwa zibona isibonelo esihle lapha kuwe, sengisho izinsizwa ezingobhuti abadala njengo bhuti Ngizwe, engafunda okukhulu lapha kuwe.
@umphuphiproductionump1405
@umphuphiproductionump1405 2 жыл бұрын
Siyabonga MfokaMavundla
@lindohM
@lindohM 2 жыл бұрын
Mavundla! 🤝"angincenge lutho mina kunina" 😂washaya bhuti
@ThembelihleMathenjwa
@ThembelihleMathenjwa 2 ай бұрын
Umengameli wesikhathi lona ❤utshala ukuthula nokuzwana ❤syamthanda sibaningi ❤❤
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 2 жыл бұрын
dankie Vundlas ukuthinta le yama Camp's en iyona ezibulala umaskandi lento yoqhawe lami iyenza abanye abaculi bezizwe bengabalulekile kunina baphathi bemcimbi
@mbuyisenimkhwanazi8288
@mbuyisenimkhwanazi8288 2 жыл бұрын
Mfwethu ubuciko unabo ngisho ukhuluma, wayendlala kahle indaba yakho, asiphile isizwe
@mangimasuku3810
@mangimasuku3810 2 жыл бұрын
Washayaa washayaa ndoda yamadoda mahle amagama onendlebe uzwile, kodwa ke ngeke ungenze lutho ngequpha khohlwaa
@zandilefakazi4684
@zandilefakazi4684 2 жыл бұрын
Hau🙄
@mthokozisimaphalala7128
@mthokozisimaphalala7128 2 жыл бұрын
Onezindlebe uzwile 🤝🤝inkulumo engachemile kodwa eyakha isizwe nobumbano kumaciko nakubalandeli nje bonke jikelele
@sthembisomkhize1734
@sthembisomkhize1734 2 жыл бұрын
Washaya Mavundla bachemile ngempela iyona nto ebulala umaskandi amacamp awani kubahleli bomcimbi?
@njabulonzimande4433
@njabulonzimande4433 2 жыл бұрын
Lashaya ijongo madoda 🙏🏽
@bhalegijima3377
@bhalegijima3377 2 жыл бұрын
Heesheeeen babhem haa suka mavundla ngyabonga mina 🙌🙌
@justicendlovu1104
@justicendlovu1104 6 ай бұрын
Khuphuma vundlas khuphuka nsizwa yakithi uyindoda 🤞💪💪💪🔥🔥🔥
@sbusisodlomo2740
@sbusisodlomo2740 2 жыл бұрын
Washaaaaa bhuti mna ngyakuzwa njeeee Kahle futhiiii ngba Kobe kungaqali ukut kuchithwe igazi ngezwi elikhushwe ngumlomo wakhe
@thabanimadonsela3184
@thabanimadonsela3184 2 жыл бұрын
Siyabonga bhuti
@edumbe1616
@edumbe1616 2 жыл бұрын
Wakhuluma qiniso Mavundlaa big up👏👏👏
@IqhaweLemveloOfficial
@IqhaweLemveloOfficial 2 жыл бұрын
Uyinsizwa mfoka Mavundla ayikho edlula wena mfokababa 🤝
@lindelanisibonisomadida2957
@lindelanisibonisomadida2957 2 жыл бұрын
Siyathokoza mnewethu..insizwa kusuke kushiwo umuntu owenza njengawe, okhuluma iqiniso lodwa enganqene lutho. Ukhule njalo Bhuti.
@emanuelntombela2062
@emanuelntombela2062 2 жыл бұрын
Ai yindoda le yabona futhi kube wonke amadoda anolimu oluqonde njengalensizwa ngabe isizwe siqondile
@mduduzimkhwanazi2402
@mduduzimkhwanazi2402 2 жыл бұрын
I was a fan, now am the whole air-condition Uyiqhawe mnewethu Ungumholi Am learning a lot from you Qhubeka ngomsebenzi omuhle
@thabanimthethwa8673
@thabanimthethwa8673 2 жыл бұрын
Vundla's syabonga ngezaluleko ezinhle syathemba ukt bazwile
@sandilesimelane7647
@sandilesimelane7647 Жыл бұрын
Mina ngithanda leyokuthi uma weluleka wexwayisa awukushiyi okuhle umuntu akwenzile nobani ebone ukuthi awuchemile,awunanxa nabani
@zinhlengcobo3563
@zinhlengcobo3563 2 жыл бұрын
🤝 Waze wangitalabhela kahle lezinsizwa kakhuluu uNgizwe..khula ndoda yamadoda🤝
@handsomemakhonza399
@handsomemakhonza399 2 жыл бұрын
Ayisuka uvuthiwe mavundla inqondo yakho iyasebenza
@SelectafricaTV
@SelectafricaTV 2 жыл бұрын
Ukhulume Kahle Mkhaya wami Hheshe ukhulume njengo nsizwa
@mvelolinksford4836
@mvelolinksford4836 2 жыл бұрын
Ngiphelelwa amagama inhle inkulumo, inomuqondo ophusile, iyakha futhi iyakhulisa injalo ayichemile, ume njalo mnewethu uzimele njalo izinsizwa ngikuzwakahle mina qhawe.
@gxobinjasambemntungwa9694
@gxobinjasambemntungwa9694 2 жыл бұрын
Waze wakhuluma kahle bhuti ngiyabonga,wintsizwa mfoka Mavundla ulibeke linjalo iqiniso
@celimpilombatha7039
@celimpilombatha7039 2 жыл бұрын
Uvele ungitshotshe qhawe lam ngomoya wakho siyabonga lokhu ucenga ukuzihlanganisa insizwa ngalendlela ngiyabuthanda ubuciko bakho ekukhulumeni siyabonga
@mtongazidlamini3731
@mtongazidlamini3731 2 жыл бұрын
Windoda Mavundla ngiyakuzwa mina inkulumo yakho ivuthiwe futhi iyakha qhubeka njalo ungakhathali.
@nkosikhonantombela6254
@nkosikhonantombela6254 2 жыл бұрын
Wabeka mnewethu kwacaca kwathi bha okwekati elimhlophe ehlungwini. Ubunsizwa yibo lobu ke hhayi uhambe uzothi uyinsizwa emathaveni. Amagama akho anobusoka obukhulu.
@gugublake911
@gugublake911 2 жыл бұрын
Insizwa le! Siyabonga Mavundla waze wabeka kahle
@monwabisingongoma4901
@monwabisingongoma4901 2 жыл бұрын
Ai ndoda yamadoda ndiswele amazwi ..ndiyinto ka gxugxomgxalaba ushina amvila pha kwelase koloni phantsi kwentaba Ingquza ...hill lapho ke kuyevakala ba ibhanoyi ya dilizwa ngesagweba yawa phantsi igcwele amabhulu ...ndoda yamadoda ndi landela nje lento yempucuzeko no maskhandi aph e fonini kuba kuyinto yesintu senu kodwa ke iyathandeka ..ndigaqele eziko ndingashi..amagama wakho mahle kakhulu akafuni kumoshwa onendlebe uvile ..kwaye uyadingeka kwi community I believe ba une galelo elihle kakhulu
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 2 жыл бұрын
Wangehlula bhuty imnandi inkulumo yakho uyiqhawe
@sandilesenzo821
@sandilesenzo821 2 жыл бұрын
Mfoka mavundla zinhle iyaloza what I like about nkunzi you don't take any side u straight
@senzekangwenya3487
@senzekangwenya3487 2 жыл бұрын
Ay uqedile ungethole Mavundla, awuzange ugudle iguma kodwa uyihlabe esikhonkosi..onenhlebe uzwile
@sanelezikode4822
@sanelezikode4822 2 жыл бұрын
Sibonge bhuti ukuba nomuntu ofana nawe ezweni 🙌😉Mina ngicela ungenele ukhetho lokuba umungameli wezwe 🤝🤝🤝🤝🤝🤝
@sbusisoqmbhele3665
@sbusisoqmbhele3665 2 жыл бұрын
Inolimi oluhle lensizwa futhi iyakha ngempela ayilishalazeli iqiniso ushaya enxebeni power .💪💪💪💪💪
@sbumaseko6147
@sbumaseko6147 2 жыл бұрын
Useyijongo elivuthwe lushu eqondweni, ngikuthulela isigqhoko Mavundla Mhlonishwa yey!!! wababuyisa ngobumnene awu... Unwele olude Mhlonishwa
@thembacele9603
@thembacele9603 2 жыл бұрын
Wakhulumisa okwensizwa Vundlas uphiwe bhutomdala
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 2 жыл бұрын
UYAKWAZI UKUKHULUMA BHUTY KUFANELE NGABE NGUWE OPHETHE IMPUNCUZEKO.CHA KODWA UMCINEKA AKABUYELE ECELENI UYABONAKALA UKUTHI UTHATHA ISIDE.
@gwazelankomo377
@gwazelankomo377 2 жыл бұрын
Uyaxova wena thula!
@frankjelencube7261
@frankjelencube7261 2 жыл бұрын
Siyabonga Vundlas
@sotobetv8225
@sotobetv8225 2 жыл бұрын
Syabonga mavundla ngyafisa kuba wahlanganise lamadoda
@mvelisoposwa6250
@mvelisoposwa6250 2 жыл бұрын
Imnandi kakhulu inkulumo yakho bhuti 👏👏♥️
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Awubancengi yin Mavindla 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@edumbe1616
@edumbe1616 2 жыл бұрын
Yabona Mavundla lapha from ku 14:58 ay ukhulume ncamashi into hlezi khala ngayo kulamaDoda mathathu. Ngoba sibabona bethe gxama kulama factions akhona kanti obani bazokhuza nsizwa mase kuboba bathatha maSide. Dankie Vundlas
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 2 жыл бұрын
CHA NAMUHLA NGIZWA UMUNTU OKWAZI UKWAKHA ABANTU UBEHLULILE ASTHEMBE BEZWILE .LOMSINDO ONGAKA UDALWE UMCINEKA UYAXOKIZA .
@pinkyngobese9056
@pinkyngobese9056 2 жыл бұрын
Unamanga ungizwe ophaphalazayo futhi akaphaphalazi uyahlanya
@sizwendlovu5793
@sizwendlovu5793 2 жыл бұрын
Bonke labaholi basangene nje
@mbukisenihlambisa7302
@mbukisenihlambisa7302 2 жыл бұрын
Mavundla salute syavuma syawthanda umsebenzi wakho wobuciko nokubhala kuyasakha .but lakumaskandi indaba yakhona ijulile.ungzwe uqinisile methi laba baqonde ukuqhatha abantu end lento if bengy avoid kuse early bephika nenkani kuzokonakala cz igcokama Lina balandeli liyathandwa kakhulu
@osiniqt3957
@osiniqt3957 2 жыл бұрын
Waluhluba udlubu ekhasini 🤝
@mzothulemsezane2703
@mzothulemsezane2703 2 жыл бұрын
Ubabiza Ngono Nina MaVundla ,you’re such a great inspiration 💯💯💯😘
@londamavundla1400
@londamavundla1400 2 жыл бұрын
Ubeke kahle Silo esimadevu. Mthimude. Mngwemkhulu!!! Sivumelana nawe nsizwa yakithi. Impela sethembe ukuthi azokulalela lamaqhawe, akhuzeke. Siqhubekele phambili siyimbumba.
@oNedrous_oNe
@oNedrous_oNe 2 жыл бұрын
..|| elethu mnewethu ..... sibonge inkulumo yakho eqotho 🙏🏾 ...
@KnowledgeGwala
@KnowledgeGwala 11 ай бұрын
Syabonga mfoka mavundla, injengoba wibeka, abalungise abahlonishwa be2, syabathanda bangamonelani mani shid
@sinenjongogcelu3028
@sinenjongogcelu3028 2 жыл бұрын
Siya bulela Mr mavundla ngosukuma malunga nentetho yakho bhuti
@mfundomhlaba4015
@mfundomhlaba4015 2 жыл бұрын
Laqhamuka lelibhungu linobudoda nobuhlakani, inkulumo yakho idodile ayichemile. Kubizwa abantu aba nje kulunge isimo.
@mthandenimadondo9703
@mthandenimadondo9703 2 жыл бұрын
Siyabonga bhuti uyakwazi ukwakha ngenkulumo 👏👏👏
@simomkhize7132
@simomkhize7132 2 жыл бұрын
Wabatshela mkhaya asethembe bazwile mabengezwa ubabize bonke beze emkhambeni bezododiswa zinduna lezi ozisho ngasenhla ezingobaba bethu thina
@sithembisomthethwa5236
@sithembisomthethwa5236 2 жыл бұрын
Iqiniso lelo uKathide Ngobe bekungamele ahoxe ajabulise izitha zakhe ezinomona nge mpumelelo yakhe.
@simamkelemcanda271
@simamkelemcanda271 2 жыл бұрын
dankie BHUTI powerful BUDDA
@simphiwemkhize9908
@simphiwemkhize9908 2 жыл бұрын
Uqedile bhuti 🙏 unendlebe uzwile. Kaze uzwile yini bakithi uNgizwe
@MQL-lp9fd
@MQL-lp9fd 2 жыл бұрын
Syajabula mkhaya ngokubeka iqiniso, ngila mina oyaya eMphundumane ngizoza siqedele ibhodlela mkhaya
@siphelelemakhunga1068
@siphelelemakhunga1068 2 жыл бұрын
Ummmm ngiyafisa ngabe bonke abantu bacabanga kanje bhuti.... Sibonge iqiniso elimsulwa 🤝🙏
@siyabongajntuli3189
@siyabongajntuli3189 2 жыл бұрын
Ey wabeka bhuti omdala ngiyathemba banendlebe nabo bazwile la. Zinhle izeluleko zakho
@sthembisostheh4941
@sthembisostheh4941 2 жыл бұрын
Mfoka Mavundla uyindoda mf2, asingabazi ukuth isizwe sikaMthaniya ngeke sifiphale, siduke if kusakhona abantu abafana nani abadodisa ngalendlela. Syabonga bhuti
@sihledlamini6040
@sihledlamini6040 2 жыл бұрын
Khulumile MaVundla siyabonga bhuti uyinsizwa impela hhhaa ngithanda ulimi lwakho lunesisoka bhuti
@sithembisomahlabe1573
@sithembisomahlabe1573 2 жыл бұрын
Waze wakhuluma kamnandi bhut
@asproductionfilmingandente9883
@asproductionfilmingandente9883 2 жыл бұрын
🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@lunganibrianbuthelezi727
@lunganibrianbuthelezi727 2 жыл бұрын
Vele MaVundla wena unomoya ongafani nowabanye, nabathi banawo baqamba amanga, Cha siyabonga MaVundla sizwile thina esaphiwa izindlebe zikamoya.....
@lindokuhlehlatshwayo4135
@lindokuhlehlatshwayo4135 2 жыл бұрын
Labeka ijongo madoda 🙌 ihlanzekile inkulumo
@ThembelihleMathenjwa
@ThembelihleMathenjwa 2 ай бұрын
Mongameli wethu thina esikuthandayo kwaTotisani ukhona umongameli noma ningathini ❤
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 жыл бұрын
Cha Mavundla babizeleni endlunkulu bonke labochathizwe bayochazela ISILO ukuthi kungani bexabanisa abantu baso.
@syandadlamini4634
@syandadlamini4634 2 жыл бұрын
Waze wachaza kahle mfowethu
@Sithembele_Magwaza
@Sithembele_Magwaza 2 жыл бұрын
Mavundla mfwethu 🙌🙌
@lindokuhlenxumalo7559
@lindokuhlenxumalo7559 2 жыл бұрын
Sawbona Mavundla mfwethu sacela ukbuza ukuthi ngingawutholaphi unyaka wesethembiso all seasons
@sandilepatrick909
@sandilepatrick909 2 жыл бұрын
Ngyabonga mavundla🤝
@njabuloskwayantuli5272
@njabuloskwayantuli5272 2 жыл бұрын
Sbonge mkhaya..ukhonze kuBhatile✌🏾
@nonhlanhlakhuzwayo3150
@nonhlanhlakhuzwayo3150 2 жыл бұрын
Ayi ndodana kwa kumele ube I advocate I salute you uyingcitha
@wisemannqasha4107
@wisemannqasha4107 Жыл бұрын
Baba mavundla lyindoda, uyakwazi ukukhuluma khehle, heyi ukube Bonke abantu banjena ngabe kuhle
@sanelemgabhi9419
@sanelemgabhi9419 2 жыл бұрын
Asibonge amazwi akhayo ....uyi Qhawe mfoka baba🙏🙏
@skhumbuzondebele5883
@skhumbuzondebele5883 2 жыл бұрын
Yazi lensizwa yaze yahamba emazwini ami okuthi uTshatha akumelwe angakumukeli ukuhlonishwa kwakhe ngaMaciko akuvume ahlonishwe awuuuu uyinkunzi Mavundla udodile ngalamazwi akho
@nkosinathinkosinathi6365
@nkosinathinkosinathi6365 2 жыл бұрын
Mina ngicela kube nguye President wamabhinca, ngiyabonga
@sphephelotembe5282
@sphephelotembe5282 2 жыл бұрын
Ayi uyinsizwa Vundlasi thinake sifuna iynsizwa ezinjengawe up qhawe
@inkosiyamabhinca1645
@inkosiyamabhinca1645 2 жыл бұрын
Ubhedile. Kdwa ngempela Macingwana
@busanisibanda9457
@busanisibanda9457 2 жыл бұрын
Ayi iziphiwo azilingani shame wayibeka Mavundla wachacha wangadeleli muntu ngithande la ma uyikhomba la uthi lanxa kukubi kunjalo okushiwo liChuni akuchwaningwe akukhona konke okubi ngesinye sikhathi into enhle iyatholakala emngqonyeni kadoti, ayi uyinsizwa wethu
@mcubeoterewe2433
@mcubeoterewe2433 2 жыл бұрын
Hay Bhuthi mina ngiyinzwa yase Mozambique ngiwathanda kakhulu mavideo wakho ukhuluma amagama avuthiwe yobudoda.
@zweermjoli6506
@zweermjoli6506 2 жыл бұрын
💥💥💥💥💥💥💥💥💥💪💪💪💥💥💥💪 Butomdala makhulu n yinyani yodwa le!! #therealmediator
@sikhumbuzomdlalose2690
@sikhumbuzomdlalose2690 2 жыл бұрын
Mavundla mnewethu inkulumo yakho inamandla bhuti we salute you for your input 👍
@skhumbuzokhuba5349
@skhumbuzokhuba5349 2 жыл бұрын
hhayi wakhuluma kodwa ngizwe osusa lento uthini mayethi hhuye owathi abagcweke labafana manje sekhuluma nge messaca uyabheda
@mhloemdu2370
@mhloemdu2370 2 жыл бұрын
Cha hhay sisenawo amaqhawe kwelika Mthaniya🤝, inamandla qhawe✊
Yale Yaphetha INingizimu ukuba Kuhlehle Usuku LweSudukesi. Bavele Bashaya imali
2:25:27
Mavundla Media Experience
Рет қаралды 29 М.
NGALE KWETHUNA
25:25
Mavundla Media Experience
Рет қаралды 148 М.
버블티로 부자 구별하는법4
00:11
진영민yeongmin
Рет қаралды 26 МЛН
This dad wins Halloween! 🎃💀
01:00
Justin Flom
Рет қаралды 30 МЛН
Human vs Jet Engine
00:19
MrBeast
Рет қаралды 155 МЛН
小蚂蚁会选到什么呢!#火影忍者 #佐助 #家庭
00:47
火影忍者一家
Рет қаралды 124 МЛН
Ngabe Kulungile Yini Ukuyogana Nomntwana Omthole Kwenye Indoda
1:06:32
Mavundla no Mashudula Yizinkani zababili kulo mbango waseMaChubeni eNkandla.
43:56
Mavundla Media Experience
Рет қаралды 91 М.
Lalela u Sminofu elingisela u Ali Mgube
6:18
MC DU MEDIA TV
Рет қаралды 7 М.
U Mavundla ekhuthaza uMatric eJozini
20:10
Mavundla Media Experience
Рет қаралды 2,6 М.
USIGIYA NGENGOMA INTERVIEW
3:30
Q•BIYELA ONENTOZAKHE TV
Рет қаралды 68 М.
Inzu KaZikeyi By Lungisani Mavundla @mavundlamediaexperience
18:27
Mavundla Media Experience
Рет қаралды 28 М.
Igcokama Elisha kushoda ukuthi libize uJaiva Zimnike ngoBhuti..
2:14
u Ngizwe Ugxheke Igcokama Ngokuhlasela u Ngelo V
11:58
S.K Media Production
Рет қаралды 24 М.
버블티로 부자 구별하는법4
00:11
진영민yeongmin
Рет қаралды 26 МЛН