Maskandi Friday Live with: Imfez'emnyama & Zanefa Ngidi

  Рет қаралды 100,690

Gezani Media Productions

Gezani Media Productions

Күн бұрын

#gezanimediaproductions #maskandi #livepodcast #imfeziemnyama #zanefangidi

Пікірлер: 309
@sphathakahleseekat1422
@sphathakahleseekat1422 2 жыл бұрын
Ngithanda lent eyenziwa nguzanefa edlala ingoma yemfezi unobuhlee💪
@sibonelohashtag
@sibonelohashtag 2 жыл бұрын
Mfwethu ibeyinhle kakhulu leyonto, kuyabonakala ukuthi banomlando omude lababhemu
@velaqwabe5585
@velaqwabe5585 2 жыл бұрын
Ngibone enye I character ku Mfezi namhlanje...u professional
@nandiphanandiiey3360
@nandiphanandiiey3360 2 жыл бұрын
Kanti labantu balwelani The way they sing so beautifully together 😩❤️🥺
@sanelempongoma5796
@sanelempongoma5796 2 жыл бұрын
Mfezi iyahlophina this guys is very polite
@sizwemajola3717
@sizwemajola3717 2 жыл бұрын
Zanefa and Mfezi, ngokubuka kwami nisazwana futhi inkinga yenu ayinkulu. Please give us 1 more hit
@mxoliclethoh4336
@mxoliclethoh4336 2 жыл бұрын
Ubona njengoba ngisho..Laba basenza izilima manje🤯
@ndumisotwala5197
@ndumisotwala5197 2 жыл бұрын
lamadoda yebo lawezwani kodwa engikuthandile ukuthi umsebenzi abawenze bonke bayawuhlonipha ,uhlonipheni umsebenzi madoda, nixabane kodwa umsebenzi uyephambili ,siyilindile ingoma yenu maqhawe , impi yenu ake niyimise kancane futhi nibahle nobabili
@siyabongamabaso8380
@siyabongamabaso8380 2 жыл бұрын
Syabonga lento eniyenzile Zanefa neMfezi niyakhombisa ukuthi anizondani ft nihlelekile Nje niyahleka kumnandi ngyanithanda maqhawe,🙌🙌🙌🙌
@sbongiseni_maliwa
@sbongiseni_maliwa 2 жыл бұрын
Cha lezinsizwa kodwa uma zihlangene zenza u1 bakwethu.
@kwazimasilela5483
@kwazimasilela5483 2 жыл бұрын
Tjo uMfezi ulive ngathi iCD
@bhekimthembu6909
@bhekimthembu6909 2 жыл бұрын
Ya itrue,inkuunzi le ngiyamvuma
@MondliHlatshwayo
@MondliHlatshwayo 2 жыл бұрын
Bobabili bangamagagu. Abeyeke ukuziphakamisa. Abahlangane bashaye ingoma.
@sanelegiftximba5773
@sanelegiftximba5773 2 жыл бұрын
Akonakele kakhulu kulaba kusangalungiseka kungaba kuhle belungise izinto becule ndawonye
@thobanimkhize416
@thobanimkhize416 2 жыл бұрын
Kuwowonke ama interviews ingke ngawabuka cha le ibiyinhle kakhulu 🔥🔥
@siphikeleliphilanisibiya2161
@siphikeleliphilanisibiya2161 2 жыл бұрын
Kodwa lezinsizwa zinzima kakhulu ku live cha ngiyazivuma
@bhekimthembu6909
@bhekimthembu6909 2 жыл бұрын
Mfezi is the best of the best
@mbusokhuswayo8929
@mbusokhuswayo8929 2 жыл бұрын
Azibuyelane lezinsizwa ngoba mazishaya ingoma kuyabonakala ukuthi ziyakhumbula leziyazinsuku🤔😊😏
@mrthabelazweli7597
@mrthabelazweli7597 2 жыл бұрын
Kwaze kwaw'mfana ophilayo-ke lokhu kom'fana kwakaKhumalo. Kuyibhungu impela nje....Seng'yabona why kukhwifa ibanga elide kanje. Qhubeke njalo weMfezi liqhakazile ik'sasa la kuwe ngoba nenhlonipho ikhona khehla. Ngiyabonga m'fanakithi Miiiiiii.....
@sthembinkosiqulu
@sthembinkosiqulu 2 жыл бұрын
UZanefa ngimthanda kakhulu, uyiphethe kahle le interview, ukube uyiphethe ngendlela aqale ngayo bengizophoxeka ❤️ Mfethu uwu best mucula live bengakaze ngakunaka, ukhipha exacly lento ekwi cd ❤️❤️
@sithembisombeje5383
@sithembisombeje5383 2 жыл бұрын
42:26 Zanefa edlala uNobuhle weMfezi ungichazile yezwa. Madoda niphiwe Zanefa bengasamthandisi kodwa after le interview kuphelile konke lokho. Angikwazi ukuzonda i talent elingaka kulomumtu. Ni talented ngokufana ne Mfezi❤❤❤🙏🤞
@youngmanmanqoba4388
@youngmanmanqoba4388 2 жыл бұрын
Bayezwana Laba abayeke lento yabo yokuxabana benze umsebenzi onengqubekela phambili
@mongamelidladla3599
@mongamelidladla3599 2 жыл бұрын
Ingoma yakho inkulu mfoka Ngidi , ngyafisa ikhule kakhulu u talented isginci uyasazi kakhulu Gazi mina nawe ke sisharisha ikomalume
@uzulusouthafrica6524
@uzulusouthafrica6524 2 жыл бұрын
Zanefa the reason why engayanga phambili indlela akhuluma ngayo uyidlabha
@zwelakhefikeni9228
@zwelakhefikeni9228 2 жыл бұрын
Ningamaqhawe ndithanda indlela eniqhulana ngayo, buyani nengoma NYOKA YAM
@GrassrootsViews
@GrassrootsViews 2 жыл бұрын
The best episode thus far: production 100%, camera work 100%, presenter interference was much better,. You guys must watch this episode again, you will learn a lot from it. Both the guests are good and capable men. Good luck 👍🏾
@yandisandunge514
@yandisandunge514 2 жыл бұрын
Cha kodwa yinhle iMfezi😊
@GrassrootsViews
@GrassrootsViews 2 жыл бұрын
@@yandisandunge514 muhle ngampela umsebenzi wabo
@nobuhlendlovu8593
@nobuhlendlovu8593 2 жыл бұрын
@@yandisandunge514 Yoo kakhulu😭🔥♥️
@Thulz.
@Thulz. 2 жыл бұрын
Uhlanya Lwami ingoma enkulu kakhulu 🚀🚀🔥🔥🔥
@sibonelohashtag
@sibonelohashtag 2 жыл бұрын
Cha ibeyinhle kakhulu le interview ngiyithandile impela, futhi abafwethu kuyabonakala ukuthi kade bazana banomlando kanti futhi banethalente eliyismanga, abahloniphane nje bese beqhubeka nengoma inkinga yabo ibincane kakhulu, futhi bayezwana kuyabonakala lokho indlela abaxhumana ngayo nginifisela okuhle babhemu
@sbusisoqmbhele3665
@sbusisoqmbhele3665 2 жыл бұрын
Mfezi🔥🔥🔥🔥🔥uyinsizwa mf2
@buhlebuyezambambo5643
@buhlebuyezambambo5643 2 жыл бұрын
Ngiyafisa ukwazi kuthi yini nhloso yaloluhlelo ngoba alusivezi isithombe esihle ngomasikandi kukhulunywa ngamagama abantu bengekho nabakhona baxabana bodwa ngoke ngizwe
@sindinxakama6318
@sindinxakama6318 2 жыл бұрын
Ngicela niyibambe jalo zitsizwa ninga isalwa ke maje seku phelile
@sindinxakama6318
@sindinxakama6318 2 жыл бұрын
Hayi imfezi iyangibusisa boo yhooo
@leonmbokane1309
@leonmbokane1309 2 жыл бұрын
Ngidi awukwazi ukuziphatha kanje, unezingane ezibukele kuwena njengobaba, muzoziphatha uqhube kanje uveza olunye uhlangothi lwakho gazi olungeluhle neze.
@zimiselecypriancira6
@zimiselecypriancira6 3 ай бұрын
Ayi kahle nawe ngesgcaki😂😂😂
@Mabhanti
@Mabhanti 2 жыл бұрын
What a beautiful episode ♥️
@user-wf2qw9er6e
@user-wf2qw9er6e 2 жыл бұрын
Zanefa unescefe uphazamisa imfezi
@masiphilesithembiso8825
@masiphilesithembiso8825 2 жыл бұрын
Bakhulile labantu bobabili bayay understander lento okthiwa ukncweka
@sandisojiyane9163
@sandisojiyane9163 2 жыл бұрын
Mfezi i voice cleannnnnnn
@bongamdlalose91032
@bongamdlalose91032 2 жыл бұрын
Inhle kakhul ivoice yalo mjita nanobuhlalani ke kuyena cha ihlakaniphile kakhul
@Zenzieh
@Zenzieh 2 жыл бұрын
59:00-‘minutes okwenziwa ilezinsizwa ngo Live is too much 🔥🔥🔥
@xolanenkosi5250
@xolanenkosi5250 2 жыл бұрын
Lezinsizwa ziyazwana nje
@samanthagovender8176
@samanthagovender8176 2 жыл бұрын
Ngedwa? Ungekho wena?Awuyibhemi insangu wena?🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@mlamulingwenya6299
@mlamulingwenya6299 2 жыл бұрын
Imnandi into yeni inking nidlal,umona nje dlulisani amagqubu nishaye ingoma
@mongimlu7663
@mongimlu7663 2 жыл бұрын
Azisebenze ndawonye insizwa bafethu impi ayiphela zisangashaya ingoma emnandi lezinsizwa
@sayinaniqoma2642
@sayinaniqoma2642 2 жыл бұрын
Loluhlelo lunesandla ekuxabaneni kwabaculi. Abalamuli Laba
@nhlakaniphokhanyile2764
@nhlakaniphokhanyile2764 2 жыл бұрын
Hhayi ngiyalusola nami engathi yilo 'luxabanisa oma skandi
@asandankonyane8276
@asandankonyane8276 2 жыл бұрын
Khuphuka Mfana we ndiya, Mfana ka Khumalo
@mduduzigumede5662
@mduduzigumede5662 2 жыл бұрын
Guy sacela niyeke impakamo nisidlalele ingoma niyeke lento yenu mina ngyanithanda nindawonye sacela nibuyelane nenze into yenu imnandi
@bukisilenokwenza8586
@bukisilenokwenza8586 2 жыл бұрын
Aw kodwa zanefa mfethu😍😍😍😍😍
@khonamsani7131
@khonamsani7131 2 жыл бұрын
Awu niyazwana nje madoda pho
@thobanimkhize416
@thobanimkhize416 2 жыл бұрын
Ngthanda kakhulu mangbona bedlala izingoma zabo noma ke besincishile lengoma eZola
@danvilakati351
@danvilakati351 2 жыл бұрын
YOU ARE A PROFESSIONAL MFEZI KEEP IT UP. ONE STEP AT A TIME, ORDER MFEZEMNYAMA THANKS MFOWETHU.
@zwelakhefikeni9228
@zwelakhefikeni9228 2 жыл бұрын
Mfezi nawe mfokaNgidi kanibuyelane nifundise ubumbano nishaye ingoma
@phumlanimqondisimabaso2995
@phumlanimqondisimabaso2995 2 жыл бұрын
Amagazi ayezwana...nicikoze kamnandi maqhawe akithi, Danki
@kheswa19
@kheswa19 2 жыл бұрын
Kanti nibhema nensangu? That's why nikwazi ukubhala ingoma kanje!!
@andilelucwele6345
@andilelucwele6345 2 жыл бұрын
aniyhlanganiseni phela bafana ,niyeke ukuphakamelana.inkulu ingoma lapho kuni plz bafanaman
@skhumbuzosbongseni491
@skhumbuzosbongseni491 2 жыл бұрын
Khuphuka mfezi nawe bhuti zanefa nginithanda bonke Mina bafwethu
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 2 жыл бұрын
Uhleko kuNgidi😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹
@sithembisombeje5383
@sithembisombeje5383 2 жыл бұрын
Bengiqala nokubuka podcast yaloluhlelo n ngichazekile ngale kakhulu. Cha labobhuti abalungise izinto zabo kudlalwe ingoma banesiphiwo esimandla live kanye nesginxi... Basakhumbula nezingoma zabo zakudala nalezi futhi ababezicula bobabili bazishaya ngoba zinjalo👏🙌
@luckyndlovu1863
@luckyndlovu1863 2 жыл бұрын
Inhle lento eliyenzile ikhombisa ukuthi Ubuntu sinithanda nyani nyani
@mbongisenizondo4883
@mbongisenizondo4883 2 жыл бұрын
Yona icishe yonakala le interview siyacela Uma nilanda oMaskandi ningakuvumeli ukungenana emlonyeni kuyayona interview kodwa muhle kakhulu umsebenzi mazihlangene lezinsizwa akekho oyozivimba ay ulozolo 🔥🔥🔥
@msizintombela3771
@msizintombela3771 2 жыл бұрын
Iqiniso mfth,kwasho khona ukuthi umfez uyakwazi ukulinda,uyasazi iskhath okmele akhuume ngaso #inhle lento
@thabanggoodman6278
@thabanggoodman6278 2 жыл бұрын
Ewwwuuu Mfezi no Zanefa babengibusisa man yeyyyyyy ngoba ngangazi sizolalela ingoma yangempela😄😄😄lamadoda awake acabange kahle man
@khonamsani7131
@khonamsani7131 2 жыл бұрын
Akazwani namanga u Zanefa kodwa ke uyabheda unobuhlathi iMfezi i professional
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 2 жыл бұрын
As for iPresent!!😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹
@thabanizulu3402
@thabanizulu3402 2 жыл бұрын
Kodwa ake nilungise lento ye-aircorn abaculi bangabulawa ukushisa kanjena
@lungelolungelo7808
@lungelolungelo7808 2 жыл бұрын
ngicela isihloko salengoma edlala ekugcinen ngathi izwi likaSHWI
@thabanggoodman6278
@thabanggoodman6278 2 жыл бұрын
Haaaiiii imnandi le interview ka Mfoka Ngidi ne Mfezi😂😂😂
@zithuleledlamini8136
@zithuleledlamini8136 2 жыл бұрын
Insizwa lezi ngijabulele le meeting yabo Mfezi Kani uNgcona kanje engathi uyathula nje udlala ngo gazi lakho akhushukelwe ushukela waze wehlika umnandi umdlalo wenu
@jabulani9156
@jabulani9156 2 жыл бұрын
HLOMUKA AY UYNKUNZI BAFO IQINISO UYALMELA ✊
@mpilisosiyabongakhumalo2178
@mpilisosiyabongakhumalo2178 2 жыл бұрын
Ake nibuyele nikhiphe ndawonye madoda
@vuyisanana1912
@vuyisanana1912 2 жыл бұрын
Engikuthanda ngemfezi no Ngidi , ukuthi bahlelekile futhi bayabonakala ukuthi abaxabene futhi kuyasho ukuthi bangogazi .
@eltonsizwe789
@eltonsizwe789 2 жыл бұрын
Iphakade malihleke njalo njengo zanefa ngidi🤣🤣🤣😎
@sbonisomdiforymncwango843
@sbonisomdiforymncwango843 2 жыл бұрын
Zancweka kamnandi lezinsizwa
@sizwemthembu9071
@sizwemthembu9071 2 жыл бұрын
Cha ibe mndand interview nd ziyaphila lezinsizwa
@mzukulukadakwakwesutha5243
@mzukulukadakwakwesutha5243 2 жыл бұрын
🤣🤣🤣Awuybhem nsangowena
@shiymonamedia
@shiymonamedia 2 жыл бұрын
ey uyachaza uMfezi lomuntu engachaza usuku lonke.😂😂😂
@thembalove7093
@thembalove7093 2 жыл бұрын
Abantu bakwa khumalo mina sengihlezi kakhulu nabo bayahlonipha ngiyema lapho
@khethelokhumalo5127
@khethelokhumalo5127 2 жыл бұрын
My love
@KING-DEEMASONDO
@KING-DEEMASONDO 2 жыл бұрын
Yooo Zanefa bhuti🔥🔥🔥🙌
@chazanikhwela2568
@chazanikhwela2568 2 жыл бұрын
Kuhle enikwenzil zinsizwa ,kuyangcwenga nje ngezinsizwa ay labafan bamanje abajike babe izitha
@mbongelenimkhwanazi4009
@mbongelenimkhwanazi4009 2 жыл бұрын
Angideli ukunibuka ma Qhawe ami nginithanda kakhulu uma nicula ngikhumbula kudala
@nhlanhlabuthelezi8943
@nhlanhlabuthelezi8943 2 жыл бұрын
Miii + Miii = Miii Again🔥🔥
@msizintombela3771
@msizintombela3771 2 жыл бұрын
Miiiiiiii
@qinisombatha7860
@qinisombatha7860 2 жыл бұрын
Umgodi akayedwa kanti kuma record nemfezi imbambisile😂
@nyamelamabuza3671
@nyamelamabuza3671 2 жыл бұрын
Ithi iwaphethe kkk
@4tuneMthethwa
@4tuneMthethwa 2 жыл бұрын
Yazi anilona amaFake. Laba esisuke sibezwa kuma CD inina ngqo, even ama voices and isiginxi inina ngqo. This is one of the best shows ever. Umoya walabantu uhlangene and babusisiwe.
@mduduzinxumalo9752
@mduduzinxumalo9752 2 жыл бұрын
Yinhle kakhulu lento baf2 buyelanani nibambane njalo nje nishaye ingoma🤝
@yandisakhohli534
@yandisakhohli534 2 жыл бұрын
bayavana ababantu badlalangathi
@user-wf2qw9er6e
@user-wf2qw9er6e 2 жыл бұрын
🤣🤣🤣zanefa uyadelela ndoda
@mthethelelimchunu8989
@mthethelelimchunu8989 2 жыл бұрын
Best episode, umoya uwodwa kulezinsozwa but Zanefa uhamba yedwa unomoya omuhle lomjita and he is the biggest fan yeMfezi😂hlanganani sukaa
@kheswa19
@kheswa19 2 жыл бұрын
Zanefa uyinsizwa💪💪💪 Ngihamba nawe.
@khethukuthulabiyase3010
@khethukuthulabiyase3010 2 жыл бұрын
Yayinhle into zingane zakwethu benguzicelela nike nidlake nobabili nifake noJaiva
@footballresultsworldwide7164
@footballresultsworldwide7164 2 жыл бұрын
I meeting ugazi akayaz 😂😂
@mbunxumalo4709
@mbunxumalo4709 2 жыл бұрын
Ugazi ujwayele phansi kwesihlahla mabephikisana bephuza i Hansa 🤣🤣🤣🤣
@footballresultsworldwide7164
@footballresultsworldwide7164 2 жыл бұрын
@@mbunxumalo4709 😂😂😂😂 best interview I ever watched
@user-wf2qw9er6e
@user-wf2qw9er6e 2 жыл бұрын
No lenake kamfezi nge ntabayase Dubai no wazi dumela syalazike iqiniso welcome there
@manziniwaterson6740
@manziniwaterson6740 2 жыл бұрын
Eduma ngayiph ingoma
@lungani2403
@lungani2403 2 жыл бұрын
Zanefa is Very unproffesional lokhu ebanga umsindo ngoba ithuba uzolithola
@bongisiphophillip1100
@bongisiphophillip1100 2 жыл бұрын
Mina kodwa nginikhonzile nobabili
@xolosiyanda8926
@xolosiyanda8926 2 жыл бұрын
Ningamaqhawe Nina up Mfezi up Zanefa🔥🔥🔥
@samanthagovender8176
@samanthagovender8176 2 жыл бұрын
UZanefa akazwani namanga🤣🤣🤣🤣Imfezi inamanga kakhulu kahle kahle imfezi iyixoki. UZanefa mane ambulale nge ndakazo uma eqamba amanga ugazi lalkhe
@njabulonkambule6273
@njabulonkambule6273 2 жыл бұрын
ngiyabonga kwi mfezi no zanefa bafethu yekela madoda ukulwa buyelani nishaye ingoma please
@mthobisimfanazakhe8365
@mthobisimfanazakhe8365 2 жыл бұрын
Ake nibuye phela madoda namanje isahlangana nje
@mntanami5748
@mntanami5748 2 жыл бұрын
Vaseline,,🤣
@mrthabelazweli7597
@mrthabelazweli7597 2 жыл бұрын
Hei nina bafana. An'yeke lento eniyenzayo bafanakithi ayinisi ndawo. Anibuye nisebenze ndawonye iqiniso ukuthi niyay'shaya ingoma.
@mthokozisimkhwanazi4720
@mthokozisimkhwanazi4720 2 жыл бұрын
Iyezwakala lento ekhulunywa yimfezi and kuyasho ukuthi naleli huzu Liya yazi noma seliyiphika nje
@SbonisoMnyandu-yh5nb
@SbonisoMnyandu-yh5nb Жыл бұрын
Syabonga ngohlelo omuhle kangaka mfoka Mgcobo nomfokaDludla nenibambizene nabo Buyani bafana mfoka khumalo sihle istyle sakho Khuphuka! Mfoka Skhobobo🙏🙏🙏
@ayishaywagraphicstv146
@ayishaywagraphicstv146 2 жыл бұрын
best episode ever
@bulelanihagile1595
@bulelanihagile1595 2 жыл бұрын
Molweni madoda mna nditanda nje indlela enikwazi kwenza ngayo madoda eish nihamba nentombi entle yakwa Zulu ndimtanda xa ezithutha ezitsho izibongo zakhe
@innocentifs94
@innocentifs94 2 жыл бұрын
GEZANI, ANOFAKA AMA AIR-CONDITION! Hawu abaculi abasakwazi nokudlala kahle SIYACELA🙌
@mahlalekhwenimonsterchanne4127
@mahlalekhwenimonsterchanne4127 2 жыл бұрын
lezinhlelo zisazobaqhatha abaculi
@Khetha84
@Khetha84 17 сағат бұрын
Nafika kahle nobabili inkinga uNgidi wadla nabe EFF AYIII
@senzosini994
@senzosini994 2 жыл бұрын
Manje yini nakhetha uSithole? kuzona zonke izibongo? Kodwa angithandi lento yenu Gezani yokubiza abantu abangezwani, kanti imibuzo yenu ayihlelekile, into engabe niyayenza ukubuza imibuzo engaqhathi
@lethusibiya3949
@lethusibiya3949 2 жыл бұрын
hhawu! ekugcineni qhawelami....dankie ngyabonga mina Mbuso.... khuphuka Mfezi!
@wisemanmagubane1914
@wisemanmagubane1914 2 жыл бұрын
Cha kuyaqala kwazwe kwakuhle the best 👌kungasiza kubuye bahlangane futhi number
@enoughthwala8509
@enoughthwala8509 2 жыл бұрын
Ngiyakuthanda mfoka Khumalo qhubeka mfowakithi ube nomoya ophansi njalo ❤❤❤ Nawe mfoka Ngidi qhubeka khehla lami nginikhonzile kakhul
@bhekimthembu6909
@bhekimthembu6909 2 жыл бұрын
Ai iyawushaya u live imfezi bafowethu ungu best,futhi uyinkosi Ka live mashobane even ukhuzani akafiki la keep it up mfezi
@phiwokuhlendebele4995
@phiwokuhlendebele4995 2 жыл бұрын
Bafwethu ayikho into eniyibangayo sisacela nibuyelane nibhaxe nje ingoma please bafwethu u Zanefa owangakithi kwa Maphumulo sacela amanye ama hit Maciko akithi neMfezi ngyayithanda kakhulu 🙌
@yandisakhohli534
@yandisakhohli534 2 жыл бұрын
babhema intsangu😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@sihlenkala3944
@sihlenkala3944 2 жыл бұрын
🤣🤣🤣
Maskandi Friday Live with: Umntuyenziwa & Falabo Khuzwayo.
2:06:10
Gezani Media Productions
Рет қаралды 137 М.
Life hack 😂 Watermelon magic box! #shorts by Leisi Crazy
00:17
Leisi Crazy
Рет қаралды 18 МЛН
LIFEHACK😳 Rate our backpacks 1-10 😜🔥🎒
00:13
Diana Belitskay
Рет қаралды 3,9 МЛН
Brawl Stars Edit😈📕
00:15
Kan Andrey
Рет қаралды 59 МЛН
Maskandi Friday Live with: Njoko & Umdumazi.
2:07:50
Gezani Media Productions
Рет қаралды 176 М.
Amakhabazela challenge UMntuyenziwa kusazoshuuuuuuba
3:44
Amakhabazela
Рет қаралды 10 М.
MASKANDI FRIDAY EPISODE 102 UMLABALABA AND LIMIT
1:39:38
Gezani Media Productions
Рет қаралды 33 М.
MNTEKHALA-ASIXABANE NO SHWI,MANYATHI,MAHAWUKELA,MTHWALO ETC...
1:32:18
Maskandi Friday Live with: Luve Dubazane, Face 2 Face, Saliwa & Team Blue.
2:14:47
Gezani Media Productions
Рет қаралды 68 М.
Maskandi Friday Live with: Mbuzeni Mkhize & Nyon'emhlophe.
2:05:28
Gezani Media Productions
Рет қаралды 115 М.
Life hack 😂 Watermelon magic box! #shorts by Leisi Crazy
00:17
Leisi Crazy
Рет қаралды 18 МЛН