Mxashazwa ukhala ngokuxhashazwa IMfeziemnyama

  Рет қаралды 13,863

SELECT AFRICA TV

SELECT AFRICA TV

3 жыл бұрын

Пікірлер: 62
@trendingglobevibes4900
@trendingglobevibes4900 3 жыл бұрын
Ewu kodwa mfo kaMajola naleli gama lakho ngathi liyakulandela😂😂😂
@lindokuhlemajola2065
@lindokuhlemajola2065 Жыл бұрын
Malume 🤝
@mpiloshidizet5585
@mpiloshidizet5585 3 жыл бұрын
imfezi imifuna impi ayibe straight kusukela ngo2019 ithatha lengoma kamxhashwazwa ethi ubaba ulala nami wangiyinaka leyo umxhashwazwa manje sekuyile uyadelela lomfana lento yakhe iyacika lengoma ekamxhashazwa
@umduduzitopic9891
@umduduzitopic9891 3 жыл бұрын
Amandiya wangazi mina ngyawuthanda lomtalabho😂😂😂
@anelengcebo8515
@anelengcebo8515 3 жыл бұрын
😂😂😂😂😂😂😂 mtshele mfoka Majola Wena awulona indiya
@thandananindimande9210
@thandananindimande9210 3 жыл бұрын
Umfezi kudala ewagila vele amavukane ku maskandi wathatha namagida ngoma ka mjikelo bengakaze bekhulumisane umfezi kudala ayiqala lento yakhe.
@mavelamashobane
@mavelamashobane 3 жыл бұрын
Amandiya awangazi mina🤣🤣🤣
@slondilemtolo1989
@slondilemtolo1989 2 жыл бұрын
Ayikeeee nayo imfezi sebebaningi abantu asebethathele izingoma kanti uyisela yini ngimkhonze kanjeee
@bonginkosimagubane6892
@bonginkosimagubane6892 3 жыл бұрын
Yazi ngibe ayo ifeeling yokuthi seyebiwe lengoma. Webafo ngiyazi kudala lengoma yakho uwa uvuka ngalengoma ngabo2017. Futhi ke ngikwazi kakhulu ngayo kade usahamba noMqabuzi umfokaMkhize esezadlula. Lomkhuba wokwebelana izingoma mubi wona. Isihlangu osphathayo kodwa bafo ngyasazi .
@mkhanyiselimyendeki8751
@mkhanyiselimyendeki8751 3 жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣 ubani mxashazwa vele
@mxolisimdakane7413
@mxolisimdakane7413 3 жыл бұрын
IMfezi ifudumezile njr ayikuvume loko
@syethembamswelidiliza6453
@syethembamswelidiliza6453 3 жыл бұрын
Ngyathanda lapho amandiya awangazi 😂😂😂😂😂😂😂😂
@nyamelamabuza3671
@nyamelamabuza3671 3 жыл бұрын
Abamazi impela lol
@estatebeluga336
@estatebeluga336 3 жыл бұрын
Savelelwa uMxhashazwa nokuganwa kwakhe akakhohlwa ukuyiveza lento njalo nje la okuhlangenwe khona umuzwa esethi uganiwe , 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@nokulunganonoendloe3057
@nokulunganonoendloe3057 3 жыл бұрын
Kkkkkkk
@zakhelenkosi2928
@zakhelenkosi2928 3 жыл бұрын
Awu Mfezi seyiphuphele nje
@nkosikhonatshanini6050
@nkosikhonatshanini6050 2 жыл бұрын
Eyipheyongoma ?‽
@SelectafricaTV
@SelectafricaTV 3 жыл бұрын
Yangiqeda ngehlaya eyendiua
@clemencemkhwananzi8264
@clemencemkhwananzi8264 3 жыл бұрын
No yiphi ingoma
@mjakadash1159
@mjakadash1159 3 жыл бұрын
Abaculi abadala abayeke ukuxhaphaza abasafufusa Indala kabi lengoba kudala thina sabanayo ngoba sithenga wona lamavukane abawadelelayo..akaxolise yena angazithwali
@nkosimankosiyz5681
@nkosimankosiyz5681 3 жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@mavelamashobane
@mavelamashobane 3 жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣
@linahngwenya9233
@linahngwenya9233 2 жыл бұрын
Ewuuu gumbuqela mgumbuqel mfethu
@SiyabongaMazibuko10
@SiyabongaMazibuko10 2 жыл бұрын
Aw lokh kweMfezi kyaziwa nj ukuT igawula izinto zamaVukane
@sandilemgube485
@sandilemgube485 2 жыл бұрын
Lol ey wafika nonina futhi
@gudjobthembelanqhudenthemb4407
@gudjobthembelanqhudenthemb4407 3 жыл бұрын
Ey indala ingoma ka mxhashazwa Kade samtshela
@Coma1zn
@Coma1zn 2 жыл бұрын
Mvelase akenisilandele uphathaphatha ,izinsizwa ezinamagalelo amakhulu kubaculi Zingaze zihambe emhlabeni zingazange zithole ithuba lokuchazela abantu nge experience ababenayo kulomculo
@mjakadash1159
@mjakadash1159 3 жыл бұрын
Amandiya ayantshontsha
@mduduzindaba7605
@mduduzindaba7605 2 жыл бұрын
Cha kodwa bafwethu ayikho indaba yeMfezi yantshontsha ingoma kaProfessor ethi : ngicishe ngafa wantshontsha iJele likaKhuzani ; wantshontsha icontent kaMfoka Hlongwane ethi amaCressida . Usephinde wantshontshela noMxashazwa futh kahlekahle iMfezi ayinakhono umphuphe njeh kaMaskandi odlala ubuqili.
@siyabongamkhuliseni7343
@siyabongamkhuliseni7343 3 жыл бұрын
Kanti iyiphi lengoma ebangwayo
@stevenmajola1768
@stevenmajola1768 3 жыл бұрын
Mama ubaba ulala nami
@simphiwephakathi7017
@simphiwephakathi7017 3 жыл бұрын
Awuu yaz bafwethu khona izingoma ezivunwa emakhaya eyinsizweni nje noma emaceceni sekungaze kubangwe ingoma e njalo awuuu ingomendala Lena ngayaz mina ingakaculwa sdalo isavunywa
@andrewmlotshwa4628
@andrewmlotshwa4628 3 жыл бұрын
ibonge imfezi mfwethu sesiyakwazi besingakwazi
@philanishezi5732
@philanishezi5732 3 жыл бұрын
Impela kodwa negama linomthelela wokuthi uze uxhaphazeke, "umxhashazwa"
@snehnomfundo8861
@snehnomfundo8861 3 жыл бұрын
Uyeyisa Lona ufezi ungafike utshotshe ingoma yomuntu bese uyeyisa uhlanya ngiqondo lona
@mbuyiselwambele4422
@mbuyiselwambele4422 3 жыл бұрын
Wexhashaziwe ucula kanjani unamalim
@lihlenondyola910
@lihlenondyola910 2 жыл бұрын
Ei ngb igama liyamlandela umnikazi
@irvinndlovu3150
@irvinndlovu3150 3 жыл бұрын
Akukona kokuqala ngizwa enkundleni zokuxhumana ekhuluma ngalengoma uMxhashazwa kyacaca kuthi uyenze ngampela lento umfezi ushatini uphelile kumfezi liyazphoxa leqhawe labo kokuqala nje asmaz uMxhashazwa syamaz naye uyasazi sabalandeli bomculo bamaskandi
@melusigiven8153
@melusigiven8153 3 жыл бұрын
Kodwa awumfoneli ngani
@cebodlamini9718
@cebodlamini9718 3 жыл бұрын
Yabona lendoda iqinisile lengoma ngiyakhumbula eyicula live eduduza rank KwaThema cishe wayehamba nalomthandazi thiwa mkhulu mabika uma ngaphosisi,
@mzwandilemzwandile8891
@mzwandilemzwandile8891 2 жыл бұрын
Ithini leyongoma bafwethu
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 3 жыл бұрын
Manje why ningasho ukuthi iyiphi leyongoma nenzani manje
@victormqaqiwenkingamthethw8634
@victormqaqiwenkingamthethw8634 3 жыл бұрын
Uthi Ile ethi uBaba ulala Lami lengoma I based ku GBV
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 3 жыл бұрын
@@victormqaqiwenkingamthethw8634 Oohh ay sengiyizwile dankie Dingiswayo iMfezi igangile laphayana
@chrischristoz318
@chrischristoz318 3 жыл бұрын
Kahle bo baba omdala hlukana nemfezi cula uyeke ukukhala khipha enye phela ingoma uyeke ukukhala ngengoma eyodwa mxm
@siyabongacebekhulu3649
@siyabongacebekhulu3649 3 жыл бұрын
Ucabangile kodwa before ukhulume?
@chrischristoz318
@chrischristoz318 3 жыл бұрын
@@siyabongacebekhulu3649 sengingezwa kuwena mnumzane ukuthi wena ucabangani!.. ngiyema lapho.
@sphumelelesithole3257
@sphumelelesithole3257 3 жыл бұрын
OVELE UTHULE UMA UNGAZ UKUTH UZOTHIN COZ KUBUHLUNGU UKUTSHOTSHELWA. KANT PHELA INSIZWA LENA NGEKE KUVELE KUTHULEKE NJE KANJALO
@chrischristoz318
@chrischristoz318 3 жыл бұрын
@@sphumelelesithole3257 ngoba phela wena uyazi! lalela lana yazi lana kulomculo wamaskandi kuculwa umculo wesintu, ziningi kabi izingoma ezicula into eyodwa kodwa awukaze uzwe umuntu esethi ubuni usethathe ingoma yami! okunye okumele ukwazi abaphiwe ngokufana ukuthi eyemfezi ingoma yaziwe kancono ukudlula yeqhawe lakho akusilo iphutha lakhe lelo. akushaywe ingoma lana songazotefelwa lana
@lindanilee3978
@lindanilee3978 2 жыл бұрын
Ew kwakubike lokho
@mkhanyiselwamajola8352
@mkhanyiselwamajola8352 3 жыл бұрын
Siyayazi ingoma kwayithatha lokhu okumfezi
@snehnomfundo8861
@snehnomfundo8861 3 жыл бұрын
Uyatshotsha vele idlela owakhuliswa ngayo umfezi ukutshotsha ngeke simncenge akaxolise kumnxhah umfezi
@bongumusamanganga743
@bongumusamanganga743 3 жыл бұрын
Ukudumisile uMfezi jabula mxhashazwa..
@dancandladla4949
@dancandladla4949 3 жыл бұрын
Yey lomculo 👎
@davidkhumalo7162
@davidkhumalo7162 3 жыл бұрын
Ay umjita kukwatile fut kufanele ngempela ngithanda laph ethi nginomuz nengane yayingwema izimpi salute kul'yondawo ..🤝🙏🙏
Clowns abuse children#Short #Officer Rabbit #angel
00:51
兔子警官
Рет қаралды 78 МЛН
Nastya and SeanDoesMagic
00:16
Nastya
Рет қаралды 33 МЛН
Fast and Furious: New Zealand 🚗
00:29
How Ridiculous
Рет қаралды 33 МЛН
Wayengichomela Ngendoda Enemali Ngamdlela | LET'S FIX IT Episode 2
24:44
SELECT AFRICA TV
Рет қаралды 20 М.
Thandeka Radebe promo (26 July 2024) official date
4:27
Bekezelani Dludla
Рет қаралды 3,4 М.
Kaizer Chiefs 0-4 Young Africans | Maart Doesn't Deserve To Be The Captain!
10:57
Sgwebo Sentambo etalabha bukhoma uBahubhe
1:17
Imbazo Media
Рет қаралды 21 М.
Clowns abuse children#Short #Officer Rabbit #angel
00:51
兔子警官
Рет қаралды 78 МЛН