Nasi isizathu esenza amathongo kube sengathi awasebenzi

  Рет қаралды 8,412

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Пікірлер: 56
@thandazileshange2282
@thandazileshange2282 8 ай бұрын
Siyabonga Mkhulu;IMPUNGA❤❤❤
@luckytau6331
@luckytau6331 8 ай бұрын
Ilapho nje impela mfoka Mbanjwa. Isintu siyi nkolo ngokwaso kuthina sizwe esinsundu. Onezindlebe uzwile Mkhulu. Makwande njalo Khehlalami!🙏🙏🙏
@impungayesintutv
@impungayesintutv 8 ай бұрын
Vele isintu siyinkolo yasendulo
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
​@@impungayesintutvIsintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@luckytau6331
@luckytau6331 8 ай бұрын
@@vusimngomezulu2500 umzimba ofayo mzalwane, thina bantu siwumoya obolekiwe kuMzenzi wakho konke. Umzimba usala phansi, ispirit sibuyela kwelaphakade.
@luckytau6331
@luckytau6331 8 ай бұрын
@@vusimngomezulu2500isintu sisebenza kahle kakhulu mzalwane, even before inkolo yobuKrestu, umhlaba ubumuhle futh nabantu beno buntu. Asbuyeleni ezimpandeni zethu kqala bese uyokhetha uJesu wakho lo omuzwa ngaphakathi🙄
@sbongaavela9767
@sbongaavela9767 8 ай бұрын
Abacasukeli noma ubani egcekeni bacasukela lo othunyiwe, sibabaza iThongo noShembe ❤❤❤🙏
@sweetnessnqeto2023
@sweetnessnqeto2023 8 ай бұрын
Siyabonga Mkhulu 🙏uyitsho yavakala....IMPUNGA
@phumzilemngomezulu5601
@phumzilemngomezulu5601 8 ай бұрын
Ngthanda ngendlela 🤣🤣🤣🤣🤣ukuth amandla wethongo ayi simanga🙌, Syabonga Kehla ukus vula amehlo 😊
@VusiNigro-lv9hy
@VusiNigro-lv9hy 8 ай бұрын
Siyabonga mshana wakwaMapholoba isandla sedlula ikhanda👏👏👏👏
@monwabisidambuza6547
@monwabisidambuza6547 8 ай бұрын
Camagu Mpungayesintu ngemfundiso zakho 🕯️🕯️🙏
@mphilemphile7629
@mphilemphile7629 7 ай бұрын
❤ngyafisa kuth ngelinye langa labantu abaduze nm beyizwe lendaba kuth izidalwa ziyaphila
@lindachristophermlangeni2867
@lindachristophermlangeni2867 8 ай бұрын
Siyabonga ngezinkulumo zakho ezimtoti
@phindilendlovu3847
@phindilendlovu3847 8 ай бұрын
Inamandla kakhulu lena Mpunga. Siyabonga🙏
@theunknowndj331
@theunknowndj331 8 ай бұрын
I cannot wait to buy the books😊🌻
@bongumusahlophe6708
@bongumusahlophe6708 8 ай бұрын
Ngiyabonga Mpunga yeSintu ulwazi osipha lona
@mlamulishabangu2081
@mlamulishabangu2081 8 ай бұрын
Inamandla Mshana KaFuze,inamandla.
@mduduzishongwe1314
@mduduzishongwe1314 8 ай бұрын
MPUNGA YESINTU NGIYAKUVUMA LENKULUMO YAKHO IFUNA UMUNTU OSEKHULILE NGOKO MQONDO UKUZE AYIZWE...UMA UNGAKA KHULI NGOKOMQONDO NGEKE UYIZWE
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
We Shongwe umuntu osefile uphila kanjani kanti usefile? akukona nje ukuthi lento yenu ifana nentombi ekhohliswa yisoka?
@lungiswagladysmthethwa9231
@lungiswagladysmthethwa9231 8 ай бұрын
Siyabonga Mpungah
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 7 ай бұрын
Ngiyavuma Khathini 🙏🏾
@noziphoshongwe6671
@noziphoshongwe6671 7 ай бұрын
Wayibeka kahle kakhulu Malume. Sthokoze Khehla
@thabodlamini6076
@thabodlamini6076 8 ай бұрын
Syabonga mkhulu kwande siyafunda lana kule Channel
@mthokozisimthembu1160
@mthokozisimthembu1160 8 ай бұрын
Qadi Siyabonga 🎉
@nokwandamaqhubela8237
@nokwandamaqhubela8237 8 ай бұрын
Kuyezwakala. Impuuunga
@ginaciniso4659
@ginaciniso4659 8 ай бұрын
Mfoka Mbanjwa. Ithongo lijule kakhulu
@Cvx44
@Cvx44 8 ай бұрын
Wayibeka indaba ebalulekile Mkhulu siyabonga
@mfundoernest
@mfundoernest 7 ай бұрын
Impunga
@BhovaOdlamasaladi
@BhovaOdlamasaladi 8 ай бұрын
Bhalansisa Mkhulu ngyakuzwa lapho
@sphiwenkambule6642
@sphiwenkambule6642 8 ай бұрын
" banamandla abantu abadala " injalo bhuti, bavala kuvaleke🤞🤞
@MlungisiMchunu-t4t
@MlungisiMchunu-t4t 8 ай бұрын
Kukhona iNkosi yesizwe sakashabalala uthi wahamba waya eJudea ngo October uthi wafika kahle ngesandulelo sesabatha ,ngeSabatha ekseni wahluleka ukuhamba izinyawo zingasavumi wafa isingenzansi uthi kwaze kwaphuma inkonzo Yasmin engakwazi ukuhamba ,bamthatha bamusa oNyazini lwathi uNyazi kuye ubikile yini ekhaya ndabezitha ukuthi uza la,wathi ngibikile baba lwathi uNyazi ubike kanjani wathi ngishise impepho ngababikela ,wathi uShembe jika njengamanje uye ekhaya ufike uthathe imbuzi uye nayo emsamo ubabikele ihlatshwe idliwe ekhaya bese uyabuya uthi wathi mayefika ekhaya zavuma izinyawo wazihambela wayesebabikela ngalendlela uNkulunkulu amlayele ngayo wabuyela eJudea esengumqemane ,ngisho ukuthi silwane esincane ukhuluma isiminya iqiniso lodwa leli olikhulumayo ,uyabona undabezitha wagula esefikile phambi kukankulunkulu bamshaya khona lapho, uShembe wamphindisela ekhaya ukuthi abikele amathongo ngendlela yesintu amxolela amathongo waphila.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
Isintu namathongo kubasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@mariamoagi1759
@mariamoagi1759 8 ай бұрын
Ukhuluma nami ke manje.
@hiltonmalanga3615
@hiltonmalanga3615 8 ай бұрын
Injalo khehla yinto yangehlela abantu abadala banamandla ongeke uwachaze
@nhlanhlanikwe8910
@nhlanhlanikwe8910 8 ай бұрын
U yagadla ngempela mpunga
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 7 ай бұрын
KUNJALO MPUNGA NJALO SITHI SIYABANGA JEHOVA BONA SIYABAKHOHLWA
@NandiShezi-l4i
@NandiShezi-l4i 8 ай бұрын
Kuyezwakala
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 8 ай бұрын
Aze anganikhathazi @Vusimuzimngomezulu. Ngimphethe ngomthetho omdala. Uyoze avule eyakhe ichannel ezofundisa ngebhayibheli. Ngokwakhe umbuzo ahlezi ewubuza asiwuphenduli.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
Nentombi ekhohliswa yisoka ayikwazi ukuphendula imibuzo ngoba isuke ikhohlisiwe njengoba nani nikhohlisiwe 😭😭😭
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 8 ай бұрын
@vusimngomezulu2500 bengithi abantu esithekela ngolwazi lwesintu esithamele lemfanekiso eqoshiwe ngoba sifuna ukuchushiswa. Kodwa okumangazayo wena ohlezi usibhalela amavesi ebhayibheli engingazi uthi afundwa ngubani nawe uthi unezinkinga
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
@@sizwevincentnxumalo1639 Kodwa awuphenduli umbuzo wami olula Zwide 😭, isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@NkosikhoLamani
@NkosikhoLamani 8 ай бұрын
😅
@shemaneexpressdeliveriespt8869
@shemaneexpressdeliveriespt8869 8 ай бұрын
Okumnandi ukuthi Shembe qobo lwakhe akakuphi imvula uma ungaqalanga enkosini yesizwe sakini. Ugcicezelela masabatha onke ukuthi "Ngani vikela ngamakhosi anamandla onke". Sibonge mtwan'ekhehla siziphambukela thina, hayi uShembe...
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
Ubabu Shembe uyinisa kanjani imvula?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
@nduduzo777
@nduduzo777 8 ай бұрын
Hamba Uyolala wena Mfana! Tholukuth awuna Mphilo ngoba ukhohlwe ama thongo akho, noma unga Thini iThongo linamandla kunabo Roma bakho abaBulala abantu abaMnyama
@MpendulenhleZikhali-wm3hn
@MpendulenhleZikhali-wm3hn 8 ай бұрын
Amen Khehla Syabonga
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 8 ай бұрын
Ya vusi 😂😂😂
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
@@ubuhlebethongotv5347 🤝
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
​@@nduduzo777Umuntu osefile unamandla kanjani kanti usefile?
Ukuvikela inhlanzeko yomsamo
25:31
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 5 М.
Uyalihlabela yini ithongo lakoMalume kini?
21:44
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 12 М.
啊?就这么水灵灵的穿上了?
00:18
一航1
Рет қаралды 79 МЛН
How I Turned a Lolipop Into A New One 🤯🍭
00:19
Wian
Рет қаралды 12 МЛН
Gqeberha, Kariega Floods I Residents are trapped in their homes
16:37
Ukuthuthuka kweNkolo yama-Nazaretha kuhle kubi futhi......
24:21
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 2,2 М.
Kungani imithetho yesintu iqine kakhulu kwabesifazane?
28:12
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 3 М.
Izindaba zesiZulu @19H00 l 23 October 2024
23:25
SABC Izindaba
Рет қаралды 8 М.
Babu Dokotela Tv Show   |  MK Party
48:46
Babu DokotelaTV
Рет қаралды 19 М.
Imvelo iyazivula izinto ezivalekile | Abelaphi bendabuko
16:13
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 3,7 М.
Amandla Emortuary - DR Tshawe
17:07
TSOGO TV
Рет қаралды 20 М.
Ukuze konke okucela emsamo kwenzeke naku ekumele ukuqonde
23:54
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 35 М.
Enigma Answers Viewers Questions, Guest Houses, Internet, Emojis. PART 7
1:25:20
啊?就这么水灵灵的穿上了?
00:18
一航1
Рет қаралды 79 МЛН