Nhlanhla Mtaka umhlaziyo wePolitiki

  Рет қаралды 9,039

Malusi Tv

Malusi Tv

Күн бұрын

Пікірлер: 35
@FisokwakheEricSithole
@FisokwakheEricSithole 5 ай бұрын
Abantu abasalandela umbheki babone sengathi ungumuntu osile kanti akasile ixoki lokuqala nelokugcina ANC must fall
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 5 ай бұрын
ELIKHULU nguzuma
@ntuthukomthimkhulu8559
@ntuthukomthimkhulu8559 5 ай бұрын
Siyabonga mfoka Mtaka. Indlu emnyama ayivuke.
@justicendlovu4723
@justicendlovu4723 5 ай бұрын
Yakhuluma indoda yamadoda ekseni. Kodwa mfo kaMtaka uvelaphi? Abantu abanjengawe abekho. Mzizi loyo bangakhi abohlanga abafa engafuni ukudedela iphilisi,ethi abantu abayeke ucansi. Ma sekunzima bavuka bagijimele eNatal,wayethe ngeke akhankasele ANC wenzani manje. Ngoba nje elwisa uZuma uvuke phansi namashiya ebhubesi eselihlukwa ukuzondla. MNX.
@nicholasmavumengwana6621
@nicholasmavumengwana6621 5 ай бұрын
Bonke ooPresident be ANC bahluleka ludaba lomhlaba, ngisho u Zuma uqobo ubephethe uNine Years akazange alulwe udaba lomhlaba wagxils kuphe kukukhokelisa ama Guptas kubuholi bezwe naku ANC ...bible bafailure ungezwa nje ooZuma ekhuluma kamnandi kuba engasekho emdlalweni...wahluleka polo for Nine Years...
@zakhelenhleko2695
@zakhelenhleko2695 2 ай бұрын
Kunjalo nje
@sicelomasuku5554
@sicelomasuku5554 5 ай бұрын
Ewu kodwa mfokaMtaka wayibeka futsi ayijiki sisenkingeni asikakhulululeki ...
@sicelomasuku5554
@sicelomasuku5554 5 ай бұрын
Ngihlala njalo ngimmamela kukhozi ichitsile lenkunzi kakhulu ...
@FisokwakheEricSithole
@FisokwakheEricSithole 5 ай бұрын
Isahluleki leso beno halima motlante bavikela abelungu ngoba baya benefits kulokho wathola u 2/3 majority kodwa waba useless ngenxa yokuthi akanendaba nabantu abamnyama even HIV and AIDS time wabulala abantu enqaba ukubanika imishanguzo
@goodwellthami1299
@goodwellthami1299 5 ай бұрын
Abezwani bebodwa bonke laba be ANC bafuna ukuziveza ukuthi bayayazi ipolotiki manje yingakho kunje baxakwa ubaba uZuma eyedwa bheka nje ubaba uMsholozi uzithulele manje kodwa bona sebeze balande nalabo esikade sabagchina kuANC ngenxa KaZuma. Ngiyakuvuma babauZima
@normanmkhulisi680
@normanmkhulisi680 5 ай бұрын
Hheyi ungasho uliphinde Mtakababa, hhayi bayamesaba yena eqinisweni, bazebaphambanise izinkulumo zabo, omunye usho lokhu namuhla, ngakusasa abuye asho lokho, hhayi kumnyama sikhona.
@siyabongabiyela3497
@siyabongabiyela3497 5 ай бұрын
Mase kukhulume wena mfoka Nomajalimane ngisuke senganele ngoba ubeka konke kuhlale obala. Ngampela asiwazi amandla ethu njengendlu eNsundu
@JeromeZulu-m5p
@JeromeZulu-m5p 5 ай бұрын
Mfoka Mtaka. Uyindoda. Hayi indoda nje.mina ngisho ingwenya. Noma ungalifela iqiniso.indaba seyingathi manje 😊
@InotiaZelifa
@InotiaZelifa 5 ай бұрын
Inkulumo engachemile up MTAKA
@nkululekowinstonmthebmu1249
@nkululekowinstonmthebmu1249 5 ай бұрын
Walibeka iqiniso eliphelele mfoka Mtaka, lihle likhulu futhi lizwakala,, okwethu njengendlu emnyama ukuthi sisukume senze ngoba akekho ozosenzela.
@preciousngwanr1826
@preciousngwanr1826 5 ай бұрын
ANC idayisa ngomuntu omnyama ayibathandi abantu abamnyama, bahlakaniphile kabi abantu bayabona abazona izilima
@siphomathenjwa2611
@siphomathenjwa2611 5 ай бұрын
Onendlebe makwezwe
@zamanimyende5975
@zamanimyende5975 5 ай бұрын
Wayibeka mfo kaMtaka ❤😂
@masekomandlenkosipatrick7092
@masekomandlenkosipatrick7092 5 ай бұрын
Ngafikelwa umunyu nosizi injulile lenkulumo mmmmmmm😭😭😭😭😭
@PhumlaniJoseph
@PhumlaniJoseph 5 ай бұрын
Umbheki nomontlante bathi ngeke bayikhankasele i anc,kuthe uzuma esevula mk,ajika lamaxoki kazi uramaphosa uwathembiseni.phezu kwabo msholozi,
@thobamngadi5254
@thobamngadi5254 5 ай бұрын
Mbeki tarnishing his moral record at old age. He fight for Phalaphala dollars
@ThamsanqaMnguni-o7p
@ThamsanqaMnguni-o7p 5 ай бұрын
UMbeki wayengafunwa ngubaba wakhe ukuthi abe ngomongamei waqemu likaKhongolose futhi angabi ngumongameli waseMzansi wahluleka ukusikhulula angazi nami ukuthi ucabenga ukuthi uyinto ezintweni zingaka isehluleki lesi abelungu abadlala ngaye abantu abavuke bangayivoteli iANC ngoba bonke lababantu ababuyile kukhongolose ukuzokhankasa bavikela imikhuba yabo abasifuni lababantu vuka muntu onsundu
@SimonMadondo
@SimonMadondo 5 ай бұрын
Syabonga babumtaka ngeqiniso
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 5 ай бұрын
Hmm waybeka uyezwa aycha ushaye khona
@HappinessMhlongo
@HappinessMhlongo 5 ай бұрын
Ngiyamthanda lobaba ngoba ukuveza obala njengezinqe zesele
@NhlanhlaMshengu-l9r
@NhlanhlaMshengu-l9r 5 ай бұрын
Wayibeka yacaca mfoka noMajalimane
@SibongileNkomonde-ox8lz
@SibongileNkomonde-ox8lz 5 ай бұрын
Ngaze ngajabula ngomfokaMntaka
@sibusisobuthelezi8268
@sibusisobuthelezi8268 5 ай бұрын
Mtaka nithuleleni vela mtaka sokweseka ngokumela lendlu impisholo elawulwa ngepulati .
@mandlenkosishabalala8890
@mandlenkosishabalala8890 5 ай бұрын
Ngokwami ukubona udaba lokubuyiswa komhlaba okunohlonzo kwalahleka kuCodesa1 noCodesa2. Lokhu kulahleka kwadalwa ukuhluleka kweANC nePAC ukusungula ubumbano olwaluzobizwa ngokuthi iPatriotic Front.
@mfundongcobo7390
@mfundongcobo7390 5 ай бұрын
Ngibona ukubaleka kwami ngumuntu omnyama
@celumusazikhali7040
@celumusazikhali7040 5 ай бұрын
Mbheki uyaphapha lobaba akazi futhy uthini
@MzwandileNdindwaNdindwa-bd4tx
@MzwandileNdindwaNdindwa-bd4tx 5 ай бұрын
🙏🏽🙏🏽🙏🏽🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦
@NoluJezile
@NoluJezile 5 ай бұрын
Akaphilanga lo wodaba lo Mahlaba
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 5 ай бұрын
Ubandlululo lukhulu Lozuma wenu akalona ixoki yini?
@guguhlongwane5779
@guguhlongwane5779 3 ай бұрын
Uyahlanya wena kukhulunywa ngombheki usufaka u Zuma.
MTAKA  uhlub udlub okhasini ehlaziya impilo nenkolo.. zizwele mbukeli
10:40
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 8 М.
I tricked MrBeast into giving me his channel
00:58
Jesser
Рет қаралды 24 МЛН
黑的奸计得逞 #古风
00:24
Black and white double fury
Рет қаралды 28 МЛН
President van Georgië vindt dat verkiezingen oneerlijk zijn verlopen
2:54
UDR 3/S USEZAKHELE UDUMO EZINKUNDLENI ZOKUXHUMANA
10:26
Nhlaka Production
Рет қаралды 85 М.
Hulp Gaza wordt nog moeilijker, Israël verbiedt hulporganisatie
2:59
NOS Jeugdjournaal
Рет қаралды 32 М.
Bongani Mavuso Undying Spririt of a dead man
12:15
MyLifeyo Edutainment
Рет қаралды 19 М.
Isangoma siveza okuthusayo ngo VVO, uthi akasifuni isithwalo sakhe.
11:07
Sthembiso Mngoma
Рет қаралды 220 М.
I tricked MrBeast into giving me his channel
00:58
Jesser
Рет қаралды 24 МЛН