Nhlanhla Mthembu Ukhala mii😭wagcina elala ejele ngenxa yengxabano aba nayo namakhosikazi akhe

  Рет қаралды 10,389

Malusi Tv

Malusi Tv

Күн бұрын

Пікірлер: 81
@PhindileMbatha-z9l
@PhindileMbatha-z9l 4 ай бұрын
Sithi isizulu amathanga ahlanzela abenganamabhodo. Ukube besikhona isikhala udinga abamtu abahluzile enqondweni.
@maphumunyongwana1874
@maphumunyongwana1874 4 ай бұрын
Uyayidinga I support kakhulu omunye ubhuti ngase khaya wagcina esebulele ngenxa yalesimo
@Leboko80
@Leboko80 4 ай бұрын
Akho kwa mother inlaw kwathin thini kwasha kwacima..lo unenkinga inkulu Futhi.Akho kwankinga yabafazi la.
@NonhlanhlaBusisiwe
@NonhlanhlaBusisiwe Ай бұрын
Mr mthembu please thola umuntu ozokuphalazisa. Idliso leli please phalaza Phalaza Phalaza
@NonhlanhlaBusisiwe
@NonhlanhlaBusisiwe Ай бұрын
Babah mthembu ngicela uhambe uyophalaza.and please zithathele mina.
@mondlinxumalo8234
@mondlinxumalo8234 4 ай бұрын
Wena udinga ukuphalaziswa
@careerjungle739
@careerjungle739 2 ай бұрын
Iqiniso nje lithi bazokubulala labafazi behlangene nemindeni yabo, akuwona amakhosikazi akho lawa bafo. Phuma kusese nesikhathi, phalaza ndonda yama doda...
@ThandiNdlovu-q1k
@ThandiNdlovu-q1k 4 ай бұрын
Phuma kulabafazi bobabili shiya bazokubulala.Kukhona okushaya amanzi la.Qala phansi bahlangene ngobugebengu kufunwa imali kuwena mfana wami abakuthandi ngeqiniso okubuhlungu wena awuboni. Nomkhwekazi wakho wase Eastern cape isigebengu sesidakwa ihlazo phela leli. It's so sad.Thandaza uJehova uzokukhipha kulenkinga
@oxfordgatereception
@oxfordgatereception 4 ай бұрын
😢😢😢kwesinye isikhath ukuthandana nomuntu onabazali wena ungenabo and if nixabana bese kungen nabakubo
@buyiengcobo9
@buyiengcobo9 4 ай бұрын
Kwanzima bafwethu lobhuti akhe nomuzi omkhulu nomuhle kangaka for lomama omncane bakithi, kanti yini efunwa umuntu emhlabeni. Isono
@babhekilemazibuko4401
@babhekilemazibuko4401 4 ай бұрын
There is two sides to a story
@thuthukanijama1227
@thuthukanijama1227 4 ай бұрын
Pack your bags my brother while you still can. Izinkomo zikababa wakho zimuke namanzi
@mamdlovu3136
@mamdlovu3136 4 ай бұрын
Mmm eiy isono😭😭😭😭😭. Nenkinga lo bhuti ngeke udinga ukuphuma kulama relationship akhe kodwa lo mncane 😭😭😭😭😭
@MbongiseniTallman
@MbongiseniTallman 4 ай бұрын
Kanti yini lena asayihlalele nalabafazi lomuntu yaz waze wanginyanyisa
@sibonisombhele2536
@sibonisombhele2536 4 ай бұрын
Akakokhali lona kusekuncane loku kuyeza kuyanyelela
@nonhlanhlazwane9722
@nonhlanhlazwane9722 4 ай бұрын
Waze waneshwa mfanawami waganwa kabi askies 💔
@PrincessThembelihleMahlaba
@PrincessThembelihleMahlaba 4 ай бұрын
Ey abanye omama bakhohlakele shame 😢😢😢 unkulunkulu uzokusiza bhuti kubuhlungu ukungabi nabani ozokukhulumela nozokumela indoda mikhala kanje 😢😢😢😢😢 iwish ican relate
@careerjungle739
@careerjungle739 2 ай бұрын
Ubaba, umama, ingane (umakoti) izidakwa, wazwe waneshwa mnumzane. Kodwa shiya lowo msangano baningi abafazi bangempela bafo...
@NonhlanhlaBusisiwe
@NonhlanhlaBusisiwe Ай бұрын
Uzozibulala nkosi yami.kunento behind la
@sibonisombhele2536
@sibonisombhele2536 4 ай бұрын
Ai mina sengodabuka masubuya isbili njengobuthi usayifuna ibuye lengane ekukhalisayo
@S_25752
@S_25752 4 ай бұрын
Cha lomama akaphume ezindabeni zezingane ngoba akakwazi ukuziphatha njengo mama ,nxese ngane yami
@XolsanNdlela
@XolsanNdlela 4 ай бұрын
Mfoka Mvelase phephisa bhuti kuzodlula, ngibuhlungu mangibona iNdoda ikhala izinyembezi, kusho kuth ibuhlungu lento, kuyena ke nje uMfazi wakho kuthini kuwena. Phephisa Bhuti kodwa ungakuvumele kuth abantu bakubo bezophatha kini kaMvelase qina Bhuti kozodlula ungakhohlwa ukukhuluka, ubikele nabakini abaphansi😢😢
@lulamasibiya4391
@lulamasibiya4391 4 ай бұрын
abazali abaphume ezindabeni zengane bakithi ubhuti akaphume aphele ngoba bazombulala laba basile
@bonginhlanhlajali1885
@bonginhlanhlajali1885 12 күн бұрын
There is no balance, niqinisile manithi akayophalaza
@lungilengcobo1279
@lungilengcobo1279 4 ай бұрын
Udlisiwe bhuti😢😢😢
@RejoiceNxumalo
@RejoiceNxumalo 4 ай бұрын
Udlalidliso umndeni awumsukumele
@sibonisombhele2536
@sibonisombhele2536 4 ай бұрын
Ei udlisiwe lombhemu udlisiwe futhi ngekabone
@thandazileabigail7881
@thandazileabigail7881 4 ай бұрын
Mmmm mntanami kwakubi😢
@bongythwala9840
@bongythwala9840 4 ай бұрын
Banokufana labomakoti
@SibusisoMavimbela-dm5zl
@SibusisoMavimbela-dm5zl 4 ай бұрын
Basakazi ngicela ukuthi kulungiswe lomkhwekazi wakhe unenkinga lomama ufuna ubulinguswa serious
@SiyandaGwala
@SiyandaGwala 4 ай бұрын
Ubheke nomuthi bfo ngeke ubone musungaphakaty
@siyabongamakhunga8389
@siyabongamakhunga8389 4 ай бұрын
Yendoda phuma lapha ngoba uzofa yeka lezinto
@NonhlanhlaMahlangu_
@NonhlanhlaMahlangu_ 4 ай бұрын
Side eliy1 lestory 🚮 Mina ngibona ama signs omuntu oyi Woman abuser. Abafana basile
@zamazamanoxolo6323
@zamazamanoxolo6323 4 ай бұрын
And akuvikhuluma legenge ehlukumezanayo izikhale futh ifunakxoliswe kyona ngish ibhedile
@mzwaduke6529
@mzwaduke6529 4 ай бұрын
Izifebe ziya support-ana ave nineznhliziyo ezibolile yingakho usathane esebenza ngani. Nithi lobhuti kumele ahlukunyezwe atshotshelwe nebhizinisj lakhe. Nizinja
@nongceboxulu3326
@nongceboxulu3326 4 ай бұрын
Kazi yini esiyifunayo emandodeni bakithi kwabuhlungu yeka nkosiyami akhe kangaka Nhlanhla kodwa kuzolunga nginalo ithemba 💔🙏
@pennyp6984
@pennyp6984 4 ай бұрын
Kodwake abamaziyo bathi ubhuti unesandla vele kubantu besifazane Nokuthi ke awukwaz ukuthi izoyekisa umuntu omdala into akade ayiqala
@nzuzation
@nzuzation 3 ай бұрын
Suyezwa uthini ke nge behaviour yowesufazane
@NobuhleThobile-j2u
@NobuhleThobile-j2u 4 ай бұрын
yoooh yaze yanzima impilo yalobhut kodwa labafaz abamfun ekamamezala ke I worse
@MthofuNxumalo
@MthofuNxumalo 4 ай бұрын
Bafo ngyakuzwa mf2 ncese bhuti wami isimo okiso syenzeka yonke imizi😭😭😭
@CellPhone-fo6gw
@CellPhone-fo6gw 4 ай бұрын
Sorry bhuti kukhon knke obhekene nakho min engingakusho ukt phuma usaphila ungalind ukufa impilo iyaqhubeka
@PHINDILEMNGUNI-h9d
@PHINDILEMNGUNI-h9d 4 ай бұрын
Ncese... Mfethu I'm a lady but you going tru a lot
@dlabarecordstv3059
@dlabarecordstv3059 4 ай бұрын
Mvelase phuma bhuti labantu beza kuwe ngokuzokusenza mase beyakulaxaza
@thabilemthethwa5035
@thabilemthethwa5035 4 ай бұрын
Bobabili pho !! Asazi
@MagdaleneSongame
@MagdaleneSongame 4 ай бұрын
Bazosenga labo mama...
@MusaNtinga
@MusaNtinga 4 ай бұрын
Eish bafo, angeke sisho okuningi ngoba usabathanda abantu bakho. Kodwa kuwrong ukuthi umndeni kamfazi wakho ungene izindaba zakwakho. Qina ndoda uthando aluboni.
@sihlembonambi437
@sihlembonambi437 4 ай бұрын
Noma kungathiwa nginthanda kangakanani ,once kwangena umama kaskakazi that a red flag for me ,it even worse if sekungenelela nobaba,akaladelele ukuthi umukhwe wakhe uphathwa kanjeni kwakhe,naye uzophila leyompilo,NTANDANE KAGOGO PHUMA USAPHILA mfethu.
@nompumelelontuli6017
@nompumelelontuli6017 4 ай бұрын
Ningamdabukela nje, kodwa naye akekho perfect, kumanje hr owes us. Waqala ukwakha ikhishi lakwami ngoFeb.and paid him yonke imali ngoba simthembile, till today akakaze abuye azoqedela. Nathi siyakhala njengoba ekhala lapho. Ukhaliswa inkinga zakhe not abafazi. They were trying to help us, but yena uthi bathatha umsebenzi wakhe. Uma simfonela uMabhodisa akasiphdnduli sinomyeni wami. His wife and mother in law was trying to cover him to protect his reputation. Akazame ukusibuyisela imali yethu khona sizozama abanye
@NosiphoThando
@NosiphoThando 4 ай бұрын
😢😢this is so heartbreaking
@thobilePatriciamthembu
@thobilePatriciamthembu 4 ай бұрын
Phephisa Ngoza there didn't value your love and affectionate for them but still u love both of them unconditionally be strong my brother 💔💔💔
@Phiwe.SbonisoMbuyisa
@Phiwe.SbonisoMbuyisa 9 күн бұрын
kubuhlungu mfanakithi
@SelectafricaTV
@SelectafricaTV 4 ай бұрын
Inkulu inkinga la
@MalusiTv
@MalusiTv 4 ай бұрын
Impela bhuti kukhulu esingakwazi
@NondumisoMtetwa
@NondumisoMtetwa 4 ай бұрын
Sorry bhuti wami uyabona ndaba yoglama laba ododi 🤞😢
@ntomfuthidlamini2701
@ntomfuthidlamini2701 4 ай бұрын
Mvelase nces bro
@businzama6939
@businzama6939 4 ай бұрын
Kodwa mkhwekazi waze wayinyomfa into yezingane tshela indoda yakho niyeke umkhwenyana aziphathele umuzi wakhe ngoba lobhuti makwenzeka ezibulala one day igazi lakhe liyobuzwa ezandleni zenu bese nilokhu niqamba amanga emngcwabeni nithi mkhwenyana this mkhwenyana that
@contancehlatshwayo4146
@contancehlatshwayo4146 4 ай бұрын
Bhuti you need a strong counseling ulimele ngempela emoyeni
@NelisiweMafuleka
@NelisiweMafuleka 4 ай бұрын
Inkinga yenu bhuti Nhlahla nine type yingakho nithola nigileka khna kubuhlungu phephisa bt bayeke bobabili uhambe uye ekhaya uyophola uthole nosizo mase ufuna umfazi ay uglamour
@mthembisenimbatha-2124
@mthembisenimbatha-2124 4 ай бұрын
SORRY BHUT. BUT UTHANDO OLWAKHIWA NGEMALI LUYINKINGA UMA KUFIKWA LA.
@beautybuthelezi7128
@beautybuthelezi7128 4 ай бұрын
Aw bandla sorry bafo utshwala abukho right nje kunoma wubani
@BonaniMbatha
@BonaniMbatha 4 ай бұрын
Wayevumelan umamam kt Ngan iyoshada Mangan ezojik ayiqedele umshado Kant Boman senabanjn xolelan ingan yakwaMthembu
@slickmcfee7489
@slickmcfee7489 4 ай бұрын
Sorry bhuti wam abantu besifazane ubanika konke okuhle siyakubona thina ubanika uthando bona bakucekela phansi manje isphiwo sakho ngeke basithathe kubuhlungu ukuzwa ukuthi usabathanda mina ngingathi abakufanele wakithi wena aBathembu banothando ngyaxolisa angifuni ukuzwa kuhlukunyezwa ubhuti wam phephisa Ngoza
@SiyandaGwala
@SiyandaGwala 4 ай бұрын
Kubuhlungj bafo kodwa into ezokukhulula phuma kulento yalomfazi ogane nonina
@nosiphiwedorsey33
@nosiphiwedorsey33 4 ай бұрын
Khona okushaya amanzi la🤔
@Madudo_Mvuna
@Madudo_Mvuna Ай бұрын
Yoh
@bonisilekhuzwayo2470
@bonisilekhuzwayo2470 4 ай бұрын
Sorry Mkhululi😂😂
@VusiPatrick-i4i
@VusiPatrick-i4i 4 ай бұрын
It's painful as mens bcz we dnt share about our marriage issues as our in laws gt involved on our marriage issues and problems,used our kids as weapons and shield bcz daily basis gt infrm giv wrongful advise by nt tnk about the future of our kids life journey without any fair on our life marriage we face divorces and high numbers of killing of women's bcz of such manners over everything n marriages n people mst learn to keep n stick together nt involved third party bcz destroy other people life.😢
@Leboko80
@Leboko80 4 ай бұрын
Third parties must be involved kuyaphoqa.probkem is this story is one sided.for this guy to be duped by both wives there is a story that we don't know.i would love to hear the wives side of story.
@VusiPatrick-i4i
@VusiPatrick-i4i 4 ай бұрын
U mst knw third party caused n giv wrong advises hear side to wife's or partners forgetting that alots cases we going to feel for our kids side n blame husband but if things cum up rite the first party as women or wife giv suitable side by giv strength and structure of the foundations as her first cum drunk on hubby yard ws wrong bcz show that thy never value the hubby bt try to protect problems that wife n in-laws caused on daily basis wit alcohol by try to be nice on other side as third always makes things difficult n worse by choice they're kids sides on everything cause conflicts on themselves without face true.as mens we face difficulties on our conversation as partners by told hw to run our life and marriage wanted to knw everything abt marriage life n control all circle of the matter by giv strength on empty promises or advice given n we mst face our problem together n resolve it as we provide n support each other on everything we do as couples nt thirdly judge,as hubby raise issues of alcohol and supposed to listen and appreciate everything wit gud communication,nt control herself as wife and husband mst lead as wanted his marriage issues to be protected nt mislead ,dnt make short term plans on marriages or relationships as u did c or notice or partner trying everything to build nt destroy the foundations as we started together also we plant beautiful seeds for gud health and beauty recieving plans u protect n watering it for long term plans period.learn to take Ur seeds and protect it bcz ppl cum up jealous over beautiful thy c on distance and destroyed it.
@zodwanyalungu9873
@zodwanyalungu9873 2 ай бұрын
Benefits of having 2 wives
@NomathembaEze
@NomathembaEze 4 ай бұрын
Askis Mvelase sorry bhutiwami awudalelwanga yen
@sibusisoxulu1449
@sibusisoxulu1449 4 ай бұрын
Eish
@sindilegwala298
@sindilegwala298 4 ай бұрын
Yekani lento yesthembu ukukho muzi owandayo la kuphela kukhula inzondo qha even your first wife she doesn't feel like you deserve her soport maybe she feel betrayed by you ngokuthatha omunye
@MosaMokoena-wc1ry
@MosaMokoena-wc1ry 4 ай бұрын
Sorry 😢😢😢😢😢
@ntombincaneaudrey1577
@ntombincaneaudrey1577 4 ай бұрын
Phephisa bhuti, qala mpilo yakho kabusha ayikho lento
@noziphomadzeke6837
@noziphomadzeke6837 4 ай бұрын
Phephisa bhuti xola
@Leboko80
@Leboko80 4 ай бұрын
Ngacabangacl that story of a guy who posted here on Facebook that he was going to commit suicide because of some woman blah blah blah! Red Flag 1 .Posting on Facebook about your household issue.
@xolanithokozani6498
@xolanithokozani6498 4 ай бұрын
Angicabangi kuty locc owumamgcane uzokwakha nawe uzobhidliza impilo yakho, angiboni kufanele uqhubek uhlale ngob uzofa nje
@masukudemadikizela5580
@masukudemadikizela5580 4 ай бұрын
Ncese bhuti kubhlungu njengoba uxoxa sorry Mthembu nyamezela kuzolunga
@VanessaKhoza-r3k
@VanessaKhoza-r3k 4 ай бұрын
Bhutiwami ima isibindi shiya kuze ubenokuthula ngoba umabesakhona empilweniyakho akukho ukuthula shiyamtakama
@gugumlaba6162
@gugumlaba6162 4 ай бұрын
Bazokubulalq
Why no RONALDO?! 🤔⚽️
00:28
Celine Dept
Рет қаралды 89 МЛН
Молодой боец приземлил легенду!
01:02
МИНУС БАЛЛ
Рет қаралды 2,2 МЛН
Isangoma siveza okuthusayo ngo VVO, uthi akasifuni isithwalo sakhe.
11:07
Sthembiso Mngoma
Рет қаралды 223 М.
Ntencane uchaza mayelana nomntwana anaye beno Ms levels zizwele
3:46
Maskandi News izingqwele
Рет қаралды 1,4 М.
Max Makhanya usethuke uMzimbukhalimali kabi
9:02
Malusi Tv
Рет қаралды 11 М.
MABHODISA NESITHEMBU SAKHE (HOUSE WARMING)
4:10
Nhlaka Production
Рет қаралды 9 М.
Usizi Umfazi Womuntu Edliwa Umfana Omncane.
22:44
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 102 М.
Isboshwa esabona ijele elingaphansi komhlaba
14:07
Secret TV Production
Рет қаралды 197 М.
Why no RONALDO?! 🤔⚽️
00:28
Celine Dept
Рет қаралды 89 МЛН