Ukuphupha isangoma sikuphahlela, uzibona ukhulelwe, ubona isishosha, ufake indandatho |PastorWeNingi

  Рет қаралды 17,370

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер: 45
@NomsaMashali
@NomsaMashali 4 ай бұрын
Ngibingele pastor ngicela kubuta kusho kutsini kuphupha usangoma singikokota ngelitje esphongweni ngaphuma igazi ngamakhala
@NufliqOnline
@NufliqOnline 4 ай бұрын
1. *Uma uphupha umuntu;* wuphawu olubi uma ekushaya ngamatshe; lusho ukuthi lomuntu uma kungukuthi uyamazi ukuthukuthelele, futhi ugcwele inzondo namagqubu, ukuzama ukukhaphela ngemithi. 1 uSamuweli 17:50 UDavide wamahlula umFilisti ngendwayimana nangetshe, wamshaya umFilisti, wambulala; 2. *Uma uphupha umuntu;* wuphawu olubi uma ekushaya ngamatshe; lusho ukuthi lomuntu uma kungukuthi uyamazi, kumele umqaphele ngoba ukume kabi ngemithi enamandla ngoba ukufuna ufile. IzEnzo 7:59 UStefanu bamkhanda ngamatshe ekhuleka ethi: “Nkosi Jesu, yamukela umoya wami.” Wayeseguqa phansi, wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Nkosi, ungababaleli lesi sono.” Eseshilo lokho walala ubuthongo. 3. *Uma uphupha umuntu;* wuphawu olubi uma ekushaya ngamatshe; lusho ukuthi kumele uqaphele uyagadlwa ngemithi emibi. 4. *Uma uphupha umuntu;* wuphawu olubi uma ekushaya ngamatshe; lusho ukuthi uqaphele intukuthelo yezitha zakho. 2 kwabaseKorinte 11:25 Ngashaywa kathathu ngezinduku, ngakhandwa kanye ngamatshe. UJoshuwa 7:25 UJoshuwa wayesethi: “Usihlupheleni na? UJehova uzakukuhlupha namuhla.” Bonke abakwa-Israyeli bamkhanda ngamatshe; babashisa ngomlilo, babakhanda ngamatshe.
@simthembilesicoto5112
@simthembilesicoto5112 2 жыл бұрын
Siyabonga ngokusipha ulwazi lwakho hanga bangangena nabanye babuke kukhulu abazokufunda ngokwesintu sethu ndiyathobeka👏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
thank you my brother. I am humbled as well. be blessed
@NgiLindeMkhonto
@NgiLindeMkhonto 2 жыл бұрын
Amen Pasta, ncekj yenkosi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha usemathandweni anzima (in a loving & affectionate relationship) and ngalesisoskhathi awunamuntu othandana naye. Jesu kube mnandi uthi mawuphaphama engathi ungabuyela ebuthongweni
@sphow
@sphow Жыл бұрын
Ui Pastor. I'm super grateful for this platform, wish I had known about a while back. I thank God he has used you to enlighten us. More blessings your way... 🙏🏾🕯🌠
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
You are very welcome. Stay blessed
@marthamaphosa8302
@marthamaphosa8302 2 жыл бұрын
Sakubona paster ukuphupha uphiwa yisangoma umuthi kutshoni
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha udokotela noma isangoma sikunikeza umuthi;* wuphawu olungasho ukuthembela kwabanye. Uma ugula usuke uzosinda noma uzophuma ezinkingeni ezikukhungethe ngosizo lwabanye abantu. *Uma uphupha udokotela noma isangoma sikunika umuthi;* wuphawu olusho uzama ukuthola iqhinga lokuphuma ezinkingeni nokuxazulula izingqinamba obhekene nazo. Futhi kungasho ukuthi uzophuma enkingeni ekumise kabi maduze. *Uma uphupha isangoma osijwayele sikunika umuthi;* wuphawu olungasho ukuthi ubeke ithemba lakho kuso noma uyasethemba futhi uyakholelwa ukuthi singakusiza enkingeni yakho.
@lizwishelembe0224
@lizwishelembe0224 2 ай бұрын
Ndawuwe kuchazan ukuphuph isangoma sishonil kda kumel sibuye ekuthwasen
@Thabisilemkwane8290
@Thabisilemkwane8290 2 жыл бұрын
Thokoza, ngiphuphe ngifikelwe isangoma engisaziyo. Lesisangoma sangibuza ngomuntu engihlekisana naye, ukuthi ngubani lomama ahamba naye Malaga onke. Kwabe sekuqala ukusha lapha endlini, kwabonakala kunavafwethu kulendlu. Ngaphuma ngayothatha isihlabathi ukuze ngizame ukucima lomlilo. Ngivuke ngiselokhu ngizama ukucima lomlilo. Ngicela ungisize ngoba liyangikhathaza leliphupho. Thokoza I Bantu abadala.
@Njabulo-u9h
@Njabulo-u9h 17 күн бұрын
Njani mnumzane ngicela ukubuza kucazani ngiphuphe ngithathwa intombaze elah ko 16 yaze yayongishiya komunye umama ohlalay wangihlolela kodwa angisalikhumbuli ,angiqhali ukuliphupha
@lungie5418
@lungie5418 2 жыл бұрын
Mina ngilele ngiphupha ngihamba lesangoma engiphelekezela ngisiya ekhaya ngicela usizo pastor kungabe kutshoni
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha ubona isangoma;* wuphawu oluvame ukubika ukubambathwa wubizo lobungoma noma usuke usuzoluthola usizo oludingekayo empilweni.
@lungie5418
@lungie5418 2 жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu 🙏
@dudiademcdevine3401
@dudiademcdevine3401 7 ай бұрын
Uku phupha amavovo echithwe endleleni yesizulu mangiqhubeka ngize ngifike umuzi wesangoma kunomgido ngingene ngibingelele bangibuze igama lami ngizisho
@xolanisoko5592
@xolanisoko5592 2 жыл бұрын
Pastor ngicela kubuta kutsi kusho kutsin kuohupha isangoma sikuhlolela sikutjela izindaba..
@thabisilemkhwanazi7127
@thabisilemkhwanazi7127 2 жыл бұрын
Ukuphupha macwane ekukhu amhlophe
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha ubona amachwane enkukhu;* wuphawu olungakuxwayisa lindela ukuthi ungase ubhekane nomsebenzi omkhlu futhi ongaphezulu kwalokho obukulindele ukulahlekelwa nengozi. *Uma uphupha inkukhu namachwane;* wuphawu olubi olusuke lukwazisa ukuthi lindela ukuthi ungase ulahlekelwe kwezothando, ebhizinisini, emsebenzini wakho noma kokwenzayo. *Uma uphupha inkukhu namachwane;* wuphawu olusho lindela ukuthi ungase uhlangabezane nengozi, ibhadi, ukulahlekelwa, ubunzima nokunqatshwa esikhathini esiseduze esizayo. *Uma uphupha amachwane enkukhu emhlophe;* wuphawu oluhle olungasho ukuthi ukuzungezwe abantu abamnene okungaba abomndeni noma izihlobo, futhi ababeke ithemba labo kuwe nokumele ubanakekele. *Uma uphupha amachwane enkukhu emhlophe;* wuphawu olungabuye kuchaze isikhathi senjabulo nomndeni wakho nesidingo sokuwunakekela. Futhi kungasho ukuthi ungase ushade, ubenenqwaba yezingane uphinde ugcwaliswe ngenjabulo nokwaneliseka empilweni.
@SamkemaT-jh6wj
@SamkemaT-jh6wj 8 ай бұрын
Kuchazani ukuphupha utshelwa ngemibala yezintambo( wool) okumele uzisebenzise kuze kuzolunga
@thabisilemkhwanazi7127
@thabisilemkhwanazi7127 2 жыл бұрын
Ukuphupha amacwane ekukhu amhlophe
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha ubona amachwane enkukhu;* wuphawu olungakuxwayisa lindela ukuthi ungase ubhekane nomsebenzi omkhlu futhi ongaphezulu kwalokho obukulindele ukulahlekelwa nengozi. *Uma uphupha inkukhu namachwane;* wuphawu olubi olusuke lukwazisa ukuthi lindela ukuthi ungase ulahlekelwe kwezothando, ebhizinisini, emsebenzini wakho noma kokwenzayo. *Uma uphupha inkukhu namachwane;* wuphawu olusho lindela ukuthi ungase uhlangabezane nengozi, ibhadi, ukulahlekelwa, ubunzima nokunqatshwa esikhathini esiseduze esizayo. *Uma uphupha amachwane enkukhu emhlophe;* wuphawu oluhle olungasho ukuthi ukuzungezwe abantu abamnene okungaba abomndeni noma izihlobo, futhi ababeke ithemba labo kuwe nokumele ubanakekele. *Uma uphupha amachwane enkukhu emhlophe;* wuphawu olungabuye kuchaze isikhathi senjabulo nomndeni wakho nesidingo sokuwunakekela. Futhi kungasho ukuthi ungase ushade, ubenenqwaba yezingane uphinde ugcwaliswe ngenjabulo nokwaneliseka empilweni.
@lindiwelindi1426
@lindiwelindi1426 2 жыл бұрын
Sbonge Pastor wethu 👏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Baie Dankie, Lindi.* INkosi ikulonde iphinde ikubusise.
@simonmakhanya2824
@simonmakhanya2824 4 ай бұрын
Sawubona pasta mawuphupha sangoma siku fonela mawuyibamba usizwe sithandaza kuchazani lokho
@simosakhetimoty5509
@simosakhetimoty5509 2 жыл бұрын
Sanibona baba kuchazani ukuphupha usesangomeni sikubhulela and sikutshela ukuth umawakho ugula kakhulu ngaloyomzuzu according iphupho umawakho usesbhedlela ngalesoskhathi
@bathejinimthembu4363
@bathejinimthembu4363 2 жыл бұрын
Sawbona postor kushon kuphupha isangoma siselwandle kodwa sihleli sifake tinyawo la emanzini kodwa singfulathele mengfika lakuso sifike sithi bathi asizonglanda.
@TholithembazenzeleZikhali
@TholithembazenzeleZikhali Жыл бұрын
Pastor cela ukubuza kuth muphupha isangoma sikukhombisa indlela .abantu bakini bekuxosha,uhamba indlela ongayazi uhlangane neaangoma sikunike indlela , ukuphupha umuntu ongakhulumisani naye ekukhiphela umese
@mumsymazo3925
@mumsymazo3925 2 жыл бұрын
Ukuphupha ubona umuuntu eveza amaphilisi
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha uphuza amaphilisi noma umuthi;* wuphawu oluhle olusho ukuthi kunento ezokwenzeka ezokulapha futhi ikwenzeke uzizwe kangcono emoyeni nasempilweni. *Uma uphupha ubona noma uphuza amaphilisi noma umuthi;* wuphawu oluhle kakhulu ngoba luvame ukuthi usuke uzophila. *Uma uphupha ubona noma uphuza amaphilisi noma umuthi;* wuphawu olungabuye luchaze ukuthi uma kungukuthi uyagula uzolulama noma uzophuma enkingeni yakho kungekudala. *Uma uphupha ubona noma uphuza amaphilisi noma umuthi;* wuphawu oluhle uma ukhungathwe izinkathazo, ukudangala noma ukudumala ngoba uzokuba ngcono maduze. *Uma uphupha ubona umhlengikazi, isibhedlela, umtholampilo, imjovo, amaphilisi noma umuthi;* wuphawu oluvame ukuchaza ukuthi uzoluthola usizo nokwesekwa okudingekayo ukuze uphume enkingeni ekukhungethe.
@ntezimnandintezimnandi9619
@ntezimnandintezimnandi9619 2 жыл бұрын
Morning Pastor weningi ngicel ukubuz kuchazan ukuphupha uvula gate bese ungen phakath?
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha ubona uvula isango;* wuphawu oluhle kakhulu nolusho ukuthi uzokwazi ukuzivulela amathuba amasha, uzojabula maduze, noma uzokwazi ukuba nempumelelo ebhizinisini noma kokwenzayo.
@dinganidube
@dinganidube 2 жыл бұрын
Angibingelele. Pasta ngsacela ukubuza lapha ngokuzwa kwami abantu abadala baziveza kithi ngezilwane izithize kumaphupho ethu masilele futhi ngizwa kuthiwa bayaziveza kuthina ngazo izilwane singalele umzekelo kuvele kuqhamuke inyoka eluhlaza egcekeni umbuzo wami ulapha makwenzeka kuqhamuke inyoka eluhlaza egcekeni uyibulale wena ngokungabi nalwazi yibuphi ubungozi ubungase bukuvelele umabukhona. Kwenziwanjani ukulungisa lesosimo ngyabonga
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
Abukho ubungozi noma umthelela omubi ongenzeka kuwe noma empilweni yakho uma kungukuthi ubungazi futhi ungenalo ulwazi olufanele. Inkinga ingaba khona uma wenze ngamabomu lapho kuzodingeka ushweleze ngesenzo sakho emathongweni. futhi ngokuvamileumuntu owonile nocunule ithongo ushweleza ngesilwane.
@MatshidisoMoloi-gr7dz
@MatshidisoMoloi-gr7dz 9 ай бұрын
Ungu phupha ugogo washona wesangoma ubona ilathi yakhe futhi leboye angupha imphupu
@tshepisokoos9696
@tshepisokoos9696 2 ай бұрын
Ukuphupha isangoma sikuhlola
@ndumisogift1831
@ndumisogift1831 2 жыл бұрын
ninjani pasta ngicela ukubuza kuthi kusho ukuthini ukuphupha kuduma izulu lishaye isihlahla
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha izulu liduma kabi;* wuphawu olubi olungasho intukuthelo nolaka oluvela kubazali, ebantwini abakhulu, emathongweni noma kuNkulunkulu oluqondiswe kuwe. *Uma uphupha izulu liduma kabi;* wuphawu olubi olungasho ukuthi lindela ukubhekana nesikhathi esinzima, ukujeziswa, ukuquliswa amacala, nokushabala kwenjabulo kepha esizosheshe sedlule. *Uma uphupha izulu liduma kabi;* wuphawu olubi olungabuye luchaze ukuthi kunezigadle ezimbi kakhulu futhi ezinamandla eziqondiswe kuwe. *Uma uphupha ubona izulu liphazima kabi futhi kuqhwaze umlilo;* wuphawu olubi olungabika ukuthi kumele uqaphele ngoba izidalwa, amathongo noma uNkulunkulu uthukuthele kabi futhi sekungaze kudaleke umonakalo. *Uma uphupha ubona umbani wezulu ushaya kabi;* wuphawu olubi olungabika ukuthi kumele uqaphele ngoba kunezigadlo ezimbi eziphehlwa umuntu okufisela okubi empilweni. Uma uphupha umbani ushaya isihlahla;* wuphawu olungachaza izinguquko ezinkulu nezingalindelekile ezizoza ngokukhulu ukushesha nangokuzuma. Futhi kungasho ukuthi kunesimo ezimbi ezizayo kepha ezedlulayo. Kepha futhi *uma uphupha ubona umbani wezulu;* wuphawu olungaba luhle olungachaza inhlanhla, ukukhanya kwesimo sempilo, izinguquko ezinkulu futhi ezingcono ezizayo.
@raphaelphiri4920
@raphaelphiri4920 2 жыл бұрын
Thokoza mkhulu ngicela kubuza kwenziwa yini kuthi uye emtwini uyohlola akugeze base socala kumphupha akuthwasisa after sekugezile why ngimphuphe after sengihlolile kuye futhi sekangigezile
@thandazileshabalala1212
@thandazileshabalala1212 2 жыл бұрын
Sawubona pastor kuchazani uphuphe izangoma eziningi zingena ngomnyango mazingena wena uphume uthi mina ngisayogeza
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha umuntu ekuthwasisa;* wuphawu olungabika ukuthi unedlozi futhi umuntu ongakuthwasisa ilona ombonayo. Lokhu kungadalwa wukuthi usuhlanzekile noma idlozi selihlanzekile seliyakwazi ukuxhumana nawe. Kepha futhi *uma uphupha umuntu ekuthwasisa;* wuphawu olungabika ukuthi kungenzeka kunezinduku akusebenzisela zona ukuze ugcine uthwasiswe uyena ikakhulukazi uma lokhu kwenzeke ngemuva kokuthi akugezile. Kukholakala ukuthi abanye abantu banezigubhu zokudonsa nezinye izinduku abazisebenzisayo eziletha abantu kubo akukubi.
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
@@thandazileshabalala1212 *Uma uphupha ubona izangoma zingena ngomyango wena uphambane nazo;* wuphawu olungasho ukuthi kungenzeka unalo ubizo lobungoma kepha uyaluziba noma uyalugwema.
@sinovuyozetu3990
@sinovuyozetu3990 2 жыл бұрын
Good morning pastor. Ndicela ubuza, kuthetha uthini uphupha kungena iinkomo eziningi ekhaya. Secondly, kuthetha uthini uphupha your dad who has passed on esithi you must wear his wedding ring and never take it off?
Ulazi ngani idlozi eliku thwasisayo UGabhadiya 4k
17:57
UGabhadiya
Рет қаралды 40 М.
They Chose Kindness Over Abuse in Their Team #shorts
00:20
I migliori trucchetti di Fabiosa
Рет қаралды 11 МЛН
Mia Boyka х Карен Акопян | ЧТО БЫЛО ДАЛЬШЕ?
1:21:14
Что было дальше?
Рет қаралды 11 МЛН
Car Bubble vs Lamborghini
00:33
Stokes Twins
Рет қаралды 37 МЛН
Ukuziphupha Uthandazela aBantu,noma uneZangoma
8:54
HX MBOTHO
Рет қаралды 19 М.
UKUQINISA IMOTO - RIP Sbhozabhoza
18:53
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 12 М.
Ubona Ngani Ukuthi UneSthunywa.[0780046059]
14:46
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 317 М.
AMAPHUPHO ETHWASA
20:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 12 М.
Ukuphupha ngemali kusho lokhu
12:59
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 78 М.
They Chose Kindness Over Abuse in Their Team #shorts
00:20
I migliori trucchetti di Fabiosa
Рет қаралды 11 МЛН