Ukuziphupha Uthandazela aBantu,noma uneZangoma

  Рет қаралды 17,687

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Жыл бұрын

uyakhunjuzwa ngobuwena

Пікірлер: 144
@thandiwemlangeni3702
@thandiwemlangeni3702 Жыл бұрын
Siyabonga MAMBOTHO Unkulunkulu abenawe nomndeni wakho. Mina sekuze kwaba kabili ngiphuphe ngithandazela abantu ngisebenzisa amanzi. Ngabuya ngaphupha ngisina nezangoma simbethe amabhayi ezangoma okwesibili ngangisina nabambethe uze bathi zezayoni, manje angisazi ukuthi kumele ngiqale kuphi noma ngani. Ngicela ungisiza Mambotho.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ukhunjuzwa umsebenzi owudalelwe
@sibongileshabangu8560
@sibongileshabangu8560 5 ай бұрын
Siyabonga gogo, bengike ngaphupha ngisendaweni eyingozi ngathandaza khona lapho kwaba ukusinda kwami, kanti nginakho nokuthandazisa umuntu uma ngazi inkinga yakhe asizakale noma uma kumele ngimbophel'ibhande ngenze njalo asizakale 👏👏
@sibusisobohlela9868
@sibusisobohlela9868 Жыл бұрын
Inamandla 🙌syabonga kakhulu ukusvula mehlo 🙌
@ndindindzotyana3313
@ndindindzotyana3313 Жыл бұрын
Camagu mamam ,Compliment of the season . Ndicela ubuza ndathonga ndise Lwandle xa ndithy ndiyajonga kukho abantu abanxibe izinto ezimhlophe zonke beguqa apha kum and amanzi wona ahluleke kabini ndibaphakamise uba banga ngobi kum.
@warriorpri593
@warriorpri593 6 ай бұрын
Thanks again Stay blessed.u always interesting ❤❤❤
@mariamangwane7085
@mariamangwane7085 Жыл бұрын
Yes Gogo i used to dream praying for the people who are sick ,and are kids, others were dead, but after praying for those were dead and they come back to life.
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu gogo ngolwazi osipha lona
@spho1190
@spho1190 Жыл бұрын
Ausemhle mntaka Mbotho🌼🌼🌼 thank mntase for your good work🙏🏾🕯❇
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@itumelengemmanuel2969
@itumelengemmanuel2969 Жыл бұрын
Siyabonga ka khulu.❤️❤️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@anelesthandiledlamini8919
@anelesthandiledlamini8919 Жыл бұрын
Yabona wena MaMbotho!!!!🎉🎉🎉❤❤❤
@dineozondo5451
@dineozondo5451 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu gogo🙏. Ng'cela uchaza kabanzi ngo kuphupha amaplants asentabeni.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngizokwenza njalo
@patiencelushaba1934
@patiencelushaba1934 Жыл бұрын
Siyabonga gogo,thokoza 👏🙏
@vukanidlamini7693
@vukanidlamini7693 Жыл бұрын
Asbonge Sisi Hlengiwe.. Sithokozile kakhulu ngokusikhumbula kwakho... Syabonga kakhulu inkosi ikwandisele futhi ubusiseke..
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
Amen ngyabonga
@thobilesitholethobszinto919
@thobilesitholethobszinto919 Жыл бұрын
Siyabonga njalo kolwazi.. Kusho ukuthi Uma umfana wami engiphupha ngifake ibhayi nginobuhlalu obublue, white noted ezandleni Kanye neziphandla.. Ngibusy ngiphakela izinga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kubika kona impela ubungoma
@khabosannie5896
@khabosannie5896 Жыл бұрын
❤️🔥❤️❤️💯Uyasivuselela
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@khabosannie5896
@khabosannie5896 Жыл бұрын
Ngiuabonga ukusi chazela cc nobuhle bakho chubeka njalo ngicela ukucazele sngeyisi ngaphiwa ingama lagogo wami owashona bekanesithunywa manje ngihlukunyezwa indods asikho Isangoma ekhaya Love you ujehova aka usise
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngicela ungigonela ngizokuchazela 0614007521
@silindokuhlevalentiahlangu4333
@silindokuhlevalentiahlangu4333 Жыл бұрын
Sawbona cc Hlengiwe siyabonga ukuthi usubuyile ❤️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@eliasmogapi307
@eliasmogapi307 Жыл бұрын
Ngiyabonga sis Hle Mbotho🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@nkosikhonantombela6254
@nkosikhonantombela6254 Жыл бұрын
Wamuhle mama. Siyabonga kakhulu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@tharanzeemahlangu5328
@tharanzeemahlangu5328 Жыл бұрын
Siyabonga imfundiso
@lucy3808
@lucy3808 Жыл бұрын
Ngiyabonga aangichaza zonke lezinto ngiyaphupha Jesu ngize ngindize
@zinhlenyandeni3098
@zinhlenyandeni3098 Жыл бұрын
Ngyabonga cc.. Nam ngiphupha ngithandazela abantu kokunye ngigida
@nicollebana5832
@nicollebana5832 11 ай бұрын
Mtanomhle💕📿
@delimkize9450
@delimkize9450 3 ай бұрын
Siyabong gogo kwacaca bhaa kimi hleze ngiyiphupha lento ingikhathaze
@litoslade9305
@litoslade9305 Жыл бұрын
Emakhosini... sibonge gogo ngemfundiso yakho nolwazi kwande 🙏 inkosi ikubusise
@qodigumde1771
@qodigumde1771 Жыл бұрын
Syabonga kakhulu cc kunjalo impela
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@DoctorSithole-lx1wd
@DoctorSithole-lx1wd 3 күн бұрын
Ngiphuphe ngikhulekisa abantu abayizigoga bacina sebehamba ngenyawo zabo
@nkosikhonasithole1124
@nkosikhonasithole1124 Жыл бұрын
Eyy kwaze kwaqondana. Nginokuphupha ngisesimweni somthandazi. Sbonge kuth usaphila sis. UShembe akugcine🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@khanyisilendzinisa2009
@khanyisilendzinisa2009 Жыл бұрын
siyabonga kakhulu,love❤️ and light 🕯️ to you sisi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@nokuthulankwanyana4260
@nokuthulankwanyana4260 Ай бұрын
Gogo thokoza ngiphuphe ngihlolela umuntu ngimtshela izinkinga zakhe
@SiceloKhoza
@SiceloKhoza 3 ай бұрын
Inkosi ayikusite gogo akusite akunike Mandla ukwati kuchubekela phambili nemsebenti lowentako siyaktsandza❤💖
@minenhlekhanyile5570
@minenhlekhanyile5570 Жыл бұрын
Syabonga ngencazelo☺️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn Жыл бұрын
Siyabonga mama lwati losipha Lona🙏🙏 mine ngiphuphe ngisemtini wesihlobo Sam Kuna imvula lidvuma liphatima kwangatsi lifuna kushaya lowo Muti ngabe sengiyakhuleka. Ngabe kuchazani.🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kubika ulaka lwabaphansi kulowomuzi netinhlupheko
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn Жыл бұрын
Ngyabonga mama 🙏🙏
@DoctorSithole-lx1wd
@DoctorSithole-lx1wd 3 күн бұрын
Ngiphuphe ngigida amadlozi kungathi ngithwasisa abantu
@mlondolozindlovu6348
@mlondolozindlovu6348 Жыл бұрын
Asibonge kwande💓
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@NolwethuMangaliso
@NolwethuMangaliso 4 ай бұрын
Thokoza gogo ndicelubuza ukuphupha. Unleli nomntu ongasekhoyo sithandaza nophupha inyoka elunlaza. Uyipha amqthambo 🙏
@EkseMxoza
@EkseMxoza Жыл бұрын
Good to see you back sis hlengiwe. Ngisacela ukubuza ukuth ukuphupha umuntu oyimbhuzi ngezantsi ngenhla ngumuntu?
@faithqwabe3321
@faithqwabe3321 Жыл бұрын
I do dream of praying for people but I also dreamt of an old man telling me to buy ilaphu enile ndlovu
@mfundomalunga8491
@mfundomalunga8491 Жыл бұрын
Thank you for ukbuya
@christinamakhaya6292
@christinamakhaya6292 Жыл бұрын
Thokoza gogo siyabonga
@familylegacytradingandproj6788
@familylegacytradingandproj6788 Жыл бұрын
Awusemuhle sisi... thank you
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@Prince_Pringl3
@Prince_Pringl3 Жыл бұрын
Looking beautiful hey..sisi ngphuphe ngboshiwe but ngakwazi ukubaleka angijaha lamaphoyisa but zange angthole.kuchazan mama?
@NandiphaLimane-vs3jm
@NandiphaLimane-vs3jm Ай бұрын
Sabona Gogo ngiyabonga ngecazelo zamaphupha 🙏❤️
@khethiwekhabule-dw1fh
@khethiwekhabule-dw1fh 14 күн бұрын
Siyabonga ukusiphaukuqhonda❤❤❤❤❤
@sandiswanonzuzo2773
@sandiswanonzuzo2773 19 күн бұрын
Ndicela ukubuza uma uphupha usilwa nomama wakho ongasekho u
@sihlencube6601
@sihlencube6601 Жыл бұрын
Thanks maMbotho n wamuhle
@chemanezoleka4862
@chemanezoleka4862 2 ай бұрын
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu egqoke ingubo emhlophe kodwa izandla nezinyawo zivaleleke ngaphakathi. Bese kuqhamuka abantu abathandazayo.
@mmelijezile138
@mmelijezile138 Жыл бұрын
Thanks my sister ndim lowo uthanda uphupha ethandazela abanye abantu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ungimlekeleli wabantu impela
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 Жыл бұрын
Sawubona sisHlengi enyakeni omusha *izilokotho ezinhle* Namabhayi esonto #zion kucishe kufane?
@zanelesithole8980
@zanelesithole8980 Жыл бұрын
Ngicela ukubuza uma kuphuphe omunye umuntu ethi uphuphe mina ngishumayela, ngiphrofetha ukuthi ingane yakhe izolulama, ngikhulekela nabantu. Ngiyabonga
@benzlinerphoneclinic408
@benzlinerphoneclinic408 Жыл бұрын
Mambotho Nokokoba cela ubuza mauziphupha ujijele ingweu brawn and yellow apha ngaphezulu zivele inwele
@palesaseamelando1555
@palesaseamelando1555 Жыл бұрын
Thank you very much Mama,you are truly God-sent🕯️🕯️🕯️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@kingmashaba464
@kingmashaba464 Жыл бұрын
Hello What Happen If You're Dreaming Having Sx With Someone Who Died 8 Months Ago ?? Please Help
@winilehlongwane7832
@winilehlongwane7832 Жыл бұрын
Ayike...mina ngizibonela ubuhle ke namhlanje 😀
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@bonganidlamini5309
@bonganidlamini5309 Жыл бұрын
Hi Sisi wam kusho ukuthini ukuhlezi uphupha usesikoleni owawufuna kuso
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngicela ungifonele ngixokuchazela kahle 0614007521
@tharanzeemahlangu5328
@tharanzeemahlangu5328 Жыл бұрын
Hai bo sis Hlengy mina ngihlezi ngiphupha ngikhulekela umlungu wam ngimkhulekela selokhu ashaywa I stroke and angikaze nje ngakwenza
@bhekiziqubu2343
@bhekiziqubu2343 Жыл бұрын
🙏🙏👌🥰
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@motilinemoyo9457
@motilinemoyo9457 Жыл бұрын
Sabona mambotho Ngibonga NAMI ukuphenduleka kumbono oyiphabanye NAMI kuvuka kunamhlanje ngiphuphe izangoma zigida lamingilapho kodwa iphupho elingihlupha kakhulu ngelamanzi iziziba zingiphahlile emacaleni angazi ngenzeni kwwsinye iskhathi ngizobona amakhehla engingawazi khonalapho angazi kusho ukuthini ngicela usizo mamumbotho
@user-ku1hj3dv1j
@user-ku1hj3dv1j 5 ай бұрын
Ma uphupha uthandaza yini
@phumzilebiyela3723
@phumzilebiyela3723 Жыл бұрын
Sawbona cc Hlengiwe ngcela ungchazela ngphume ngifakwe iznalithi emphinjen ngaphakathi naseynqeni mangbuzu kuth kfakwe kanjan bathi ekjaya bekfiku muntu ozokwelapha uyfake nglele nabo bebefakiwe
@nikiwenikkie6658
@nikiwenikkie6658 Жыл бұрын
Molo gogo yhoo zonke ezizinto zikhe zavela kum ngamaphupha.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kumele uzilungise ngoba zigcina sezigulisana
@nikiwenikkie6658
@nikiwenikkie6658 Жыл бұрын
Lindiphindile ke Gogo phupha ndiphupha amanziamaninzi a blue n white ezakum avela gcwala ngku alulwandle bt kukho nabanye abantu apha kuwo mna kulendawo ndikuyo kuza intambo ezinzi ezibomvu wool ndiyazichola kugcwele zandla zombini ezinye ziwz kwalapha emanzini ndothuka.
@nikiwenikkie6658
@nikiwenikkie6658 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 so ndenze njani ukuzilungisa gogo.
@GloriaNozuko-fx2xe
@GloriaNozuko-fx2xe Жыл бұрын
Cela ukumbuza kusho ukuthini ukuhlezi uphupha abantu abagulayo besesibhedlele kufanele ubasize kodwa uvele ubabalekele ngoba uyesaba.
@mduduzinjilo919
@mduduzinjilo919 Жыл бұрын
Sawubona sis Hlengiwe,ngixolise ukuphuma esihlokweni.ngivela ukwazi ukuthi ingabe iqhwagi liyisilwane sedlozi yini?ekhaya kwafika iqhwagi lahlala kosofa editing room it's been 4 days manje lihleli nje,kanti last week kwakuyisithwalambiza naso saba sendlini isonto lonke.angazi Noma nalo iqhwagi lingabantu abadala yini
@peacemakermccambly6008
@peacemakermccambly6008 Жыл бұрын
Amen sisi Hlengiwe, mina ngiphuphe ngishumayeza izingane zesikolo, zesikolo ngabe lokhu kusho ukuthi ngizoba umshumayeli?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
😂 umshumayeli? cha wena ungumfundisi indlela yokulungisa imisamo yabo kanye nokulungisa ikhaya lakho uyogcina usiza abantu ngokubenzela namagobongo ayobevefunakala kubona ngoba isikole siyisigodlo sabangasekho lapho kukhonjiswa isimonsomuntu indlela enza ngayo ekhaya lakhe manje uwena oyobasiza ukulungisa emakhaya abo kanye nelakho
@jacobmahlaba653
@jacobmahlaba653 Жыл бұрын
Ngiphuphe ngigcoka iy pahla zika baba owashona kdala kusho ukthin
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
uma zikulinganile kusho ukumela indawo yakhe wenze imisebenzi okwakumele ezenze unikwa indima enjalo ukulekelela ekhaya mase uyaganwa nawe wakhe umuzi wakhe uma senizilungisile izinto zakhe zaphelela
@jacobmahlaba653
@jacobmahlaba653 Жыл бұрын
Kunjalo ziye zalingana futhi athi ngizgcoke noma ngiphuma ngiye town, abange benghleka epushen bekuyi ngani zeskolo eskolwen zinghleka but I went in eclassin ngabona abantu ngangfunda nabo kdala 🕯️yint enhle ngempela ngbonge futhi God will forever bless you
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
@@jacobmahlaba653 ngyabonga
@jacobmahlaba653
@jacobmahlaba653 Жыл бұрын
Ngithe ngisa khuleka ngibheke impahla zakhe emsamo icandlela lashisa lempahla ka baba umangceda ukthandaza angaz kuthi bengimsiza yin ngoba huye othe angcoke impahla zakhe
@jacobmahlaba653
@jacobmahlaba653 Жыл бұрын
Ngihlala ngipupha ngi propheta abantu eholweni leskolo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ungumuntu oyobonela abantu izinto ezeyimfihlo kubona uzibone
@jacobmahlaba653
@jacobmahlaba653 Жыл бұрын
Ngyabonga sekucalile kunjalo may God bless you so much you help us kakhulu
@pammap9793
@pammap9793 Жыл бұрын
Mina nginokuphupha ngibona abantu besifazane begqoke izembatho, beqgoke amabhayi ezangoma bezikhulumela nabanye abantu. Ingabe asho ukuthini wona lamaphupho..
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
abika ubungoma kodwa bazokwazisa mase befuna wena ubulungise
@mthitohmthiyane8680
@mthitohmthiyane8680 Жыл бұрын
Mambotho mina uma ngibone wena nje ngiba ryt ubuhle bakho ngikufanisa nezingelosi
@sibusisozwane9920
@sibusisozwane9920 Жыл бұрын
Thokoz gogo ngicel ukbuz ukt kush ukthin ukfik kwamaLanda/imthoshane egceken.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kubika ukuhlambuluka kwekhaya nengelosi yedlozi lenu umangase nicele okuthize kuzonilungela
@valenciaradebe9398
@valenciaradebe9398 Жыл бұрын
Ngiyabobga gogo ,ngalokho okushilo . Mina ngikuphuphe konke lokhu okhulume ngako so manje ngiyenze njani ngiyo phahla noma cha?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngizokwenzela ivideo
@valenciaradebe9398
@valenciaradebe9398 Жыл бұрын
Okay cool 😊
@zanelemfecane265
@zanelemfecane265 Жыл бұрын
Sibonge cc Hleng kanti kushoni ukuziphupha uquleka nje naphina but ngiba conscious.Vele ngiyazu kuthi ngazalwa ngembethe but its scary to dream of yourself uquleka Akwande mntomdala
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kusho indlela abafuba ukuziveza ngayonkuwe kodwa bayakutshela ukuthi uzogcina uquleka uma kungalungiswa abakufuna kuwe
@zanelemfecane265
@zanelemfecane265 Жыл бұрын
Alright wow ngiyabonga mntomdala
@nonhlanhlamthethwa8209
@nonhlanhlamthethwa8209 Жыл бұрын
Sawubona maMbotho,sacela ukubuza kusho ukthini uma ngiphupha,uLwandle lingidonsa ngipethe i ID yami,bese kufika abantu besifazane abagqoke izingubo ezimnyama nezintambo bephuma emotweni emhlophe,befike bengithinte ebese kuba sengathi ulwandle selithule engathi mina sengihamba phekwalo ngihleli ematsheni phakathi nalo.
@NewlandsWestTV
@NewlandsWestTV Жыл бұрын
Sisteri ngicela ukubuza Nanka amaphupho angihluphaphayo njalonjalo elokuqala elijwayelekile ukuphupha ngindiza leli phupho Ilona kuphela okuthi uma ngiliphuphile ngivuke umoya wami ukhokozile. Sometimes nginokuzizwa ngathi ngelinye ilanga ngiyondiza ngampela ngoba kusuke kuyisiphiwo sami ukundiza ephusheni engisuke ngibonisa ngaso abantu futhi ngibakhuthaza ukuthi bangalilahli ithemba empilweni ngoba nami ngangihlala ngizama ukundiza kungenzeki kodwa ekugcineni kwagcina kwenzeka. Elesibili ngaphupha ngiphiwa Amandla okuthandazela abantu baphile ngacela ukuboniswa ukuthi lamandla ngabe nginawo ngampela yini lathi izwi thatha idishi uyifake amanzi Ngenza kanjalo. laphinde lathi beka isandla sakho ngaphezulu kwamanzi emoyeni ungasifaki phakathi Ngenza kanjalo. Lathi izwi wazamazamise Ngenza kanjalo Avele anyakaza Amanzi. Ngavele Ngehlelwa isimo sikamoya esinamandla ngathandaza kakhulu. Laphinde lakhuluma izwi ngemiyalelo nendlela ekumele ngiphile ngayo. Lathi izwi kimi uma uyiphula lemiyalelo nemithetho isimo sikamoya namandla kuyophuma kuhambe futhi ngeke kuphinde kubuye.......umuzwa engawuzwa ngehlelwa umoya esimeni sokuthandaza imali nazo zonke izinto zezwe ziyizeleze. Kodwa umuntu ongayazi lento ngeke angikholwe. Isimo sobugcwele simnandi. Angazi lishi ukuthi leliphupho. Elokugcina ngiphuphe kudlala ingoma yothando kodwa enhliziyweni yami beyigcwele ichichima uthando Luka Jehova ngikhlala izinyembezi zenjabulo ngihluleka ngisho nokuzibamba. Angiwaqondi wonke Lana phupho plz sisteri Bengicela incazelo uma uwaqonda wena 🙏🏾🙏🏾🙏🏾
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
lokhu okukhonjisiwe kuyiqiniso nemfihlo kankulunkulunngesimo somuntu lawa amaphuphomowashoyo akusiwona anaphupho nje ukukhonjiwwa isimo sakjo sokuthinuyazazi wena noma uyazikhumbula ukuthi ungubani usuka ngakuluphinuhlangothi esimweni sikajehova ,kwesinye isikhathi ujehova uthumela izingelosi ziphile enhlabeni zihambe ngezinyawo ukuze kulunge izimo zakulelozwe aliqokilebukuthinliphile linqobe okubi okungalehlela ingakhonuzokhunjuzwa ngokuzwa wothando lukajehova olujulile olunamabdla njengokufa olungefaniswe nalutho emhlabeni ingoba akafuni uduke kodwa ugcine uzikhumbulavukuthi uyismo esehlukile kwabanye amandla owabona unyakazisa amsnzi inhoba uyokwenza bapjile abantu ubaphilise base moyeni ngeswinuyobatshela lona ngoba uphathise umdaoi wakho
@NewlandsWestTV
@NewlandsWestTV Жыл бұрын
Thank you ❤️❤️
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 Жыл бұрын
Molo gogo waze wamuhle
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@fikilelanga2850
@fikilelanga2850 Жыл бұрын
Ngicela ukubuza ukuthi usenzenjani isiphandla uma sesinqamukile
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
usichoma emsamo wendlu yempepho
@fikilelanga2850
@fikilelanga2850 Жыл бұрын
Ngiyabonga ngempendulo
@kingmashaba464
@kingmashaba464 Жыл бұрын
Hello What Happen If You're Dreaming Having Sx With Someone Who Died 8 Months Ago ?? Please Help
@pammap9793
@pammap9793 Жыл бұрын
Siyabonga incazelo gogo. Ngicela ukubuza, umama wami usekhulile una 87. Unokukhuluma nabantu bakomalume wakhe abangasekho. Abuye abe ryt. Kodwa kulamalanga adlulile uthe ekulesi stage sokukhuluma nabo wavele wacula ingoma zezangoma waze washaya nezandla. Uthe ese ryt uma ngimbuza ngayo lengoma ukuthi uyakhumbula why ebeyicula wathi akasakhumbuli Kodwa ukhumbula iphupho. Uthi uphuphe kunomsebenzi kugcwele abantu, kuwumsebenzi wezangoma ethi kukhishwa yena ephehlweni. Kodwa kuthiwa kumele akhishwe umzukulu wami on 8 months womfana. Akakahambi, kodwa uthi ephusheni umntwana lona ubecula naye ingoma yezangoma ehamba phambili njengoba kuthiwa kumele akhushwe wuye. Umama yena uyaphika ukuthi ubenesiphiwo . Manje ingabe lisho ukuthini leliphupho ngoba usekhulile angeke asakwazi ukuwuthatha lomsebenzi abamunika wona.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
yebo kuqinisekisa isimo sobungomavkuyebkodwa usenethuba elishodayo ingakho esephathisa umntwana ngoba sevumelene nabangoma bakubo ukuningi nhizokuchaza nawugona 0614007521
@user-ku1hj3dv1j
@user-ku1hj3dv1j 5 ай бұрын
Hllw why umuntu aphupha athandaza
@lizwinzuza4818
@lizwinzuza4818 Жыл бұрын
Amen.
@sandilebombo6066
@sandilebombo6066 Жыл бұрын
Kuhlanjulukwa kanjani Sisi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
Amen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
@@sandilebombo6066 uya emanzini ubekwe isandla ekhanda umfundisi odalelwe ukugeza ahlambulule izangoma uma ekwenza lokhu bayaphakama abakini ngesimo somphathi wamanzi umuzwe ezinyaweni zakho eza nabantu bakini lapho kuwe bambathe kuwe ngomoya ogeziwe
@allanncube8186
@allanncube8186 Жыл бұрын
Syabonga imfundiso cc
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@ntombintombi7244
@ntombintombi7244 Жыл бұрын
Molo..gogo...ndikhe.ndaphupha.umntu.ndimprofeta...esontweni...emhlophe.engu.Buti...kwiveki.elilandela.elo.wafika.esontweni.waprofetha.MNA.....Ndaphinda.ndaphupha.ndidlala.ibhola..nabantu.abangogogo.but.bonke.benamabhayi..ezangoma..kodwa.okwandivisa.kabuhlungu.sasidlala.lamdlalo.wokupakisha.iToti..zati.xazipakishwa.ndim.zawa.zonke.enkosi.
@BonginkosiMhletywa
@BonginkosiMhletywa 2 ай бұрын
Mina ngicela i number yakho personal issues
@carolinenkosi3048
@carolinenkosi3048 Жыл бұрын
Mina ngiphupha kumele ngifake abantu emanzini kodwa ngbona lamanzi angcolile kuchazani
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kumele wena uqale ngawe uhlambuluke ukuze kuzohlambuluka imindeni yakini eyadlula mase ebamhlophe abanzi badingwa ukugezelwa bahlambuluke
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Жыл бұрын
ESHI SIYABONGA GOGO NGAZE NGAFISA UKUTHOLA IZINUMBER ZAKHO NGIKE NGIKHULUME KABANZI NAWE NGOBA NGITHI EI KUNZIMA EMHLABENI MINA ANGISAZI MANJE KUTHI KWENZAKALANI😭
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
0614007521iyona le
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 thank zakufonela ngenumber zoqala ngo 012
@zanelencube8003
@zanelencube8003 Жыл бұрын
Hi sister no sound
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
zama futhi Zanele
@phumzilegoge5452
@phumzilegoge5452 Жыл бұрын
Thokoza gogo mina ngthengisa ingubo zokugqoka ephusheni ngazibona nghamba ngi oda ngangena kwesinye stolo kwaqhamuka izwi lathi akusiwona msebenzi wakho lona lathi msebenzi wami ukwelapha ingane ngabe kusho kuthini lokho ngoba ngyazithanda ngane encane kodwa akukho engake ngakufundela ngengane
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
@@phumzilegoge5452 bakukhombisa abafunabukwenze ngoba ukudalelwe lokho ukuthi uyokwenza
@EkseMxoza
@EkseMxoza Жыл бұрын
Good to see you back sis hlengiwe. Ngisacela ukubuza ukuth ukuphupha umuntu oyimbhuzi ngezantsi ngenhla ngumuntu?
@slindilenhlumayo5897
@slindilenhlumayo5897 Жыл бұрын
Hi sis Hlengiwe kuchaza ukuthini ukuphupha uthandazela ugogo bakho abangasekho?
INGELOSI YESITHUNYWA MAYIFIKE KUWE
18:57
HX MBOTHO
Рет қаралды 55 М.
Lamphupho Aveza izixazululo zezinkinga onazo
18:14
HX MBOTHO
Рет қаралды 11 М.
A teacher captured the cutest moment at the nursery #shorts
00:33
Fabiosa Stories
Рет қаралды 57 МЛН
ABABONISWA IZIMFIHLO ZAPHEZULU
12:56
HX MBOTHO
Рет қаралды 25 М.
KUPHEZENI UKWELULEKA ABANTU ABAGANIWE WENA UNGAGANIWE: PART ONE
2:31
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 4,5 М.
UKUPHUPHA UMUNTU OTHAKATHA WENA
10:44
HX MBOTHO
Рет қаралды 32 М.
Usuke unenkinga uma uthandaza ngalendlela
11:48
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 28 М.
ukuziphupha ungaPhansi kolwandle noma umfula
23:15
HX MBOTHO
Рет қаралды 13 М.
Uma uphupha lezinto selikwamukelisile impumelelo ithongo lakho
7:51
shembe; Mfundisi Ntombela ekhaya lemphefumulo ngiyisiboshwa
17:04
Ubuhle bo Nyazi TV
Рет қаралды 8 М.
idlozi elingamfuni othandana naye,ubonangani?
12:13
HX MBOTHO
Рет қаралды 296 М.
UKUKHULUMA NEDLOZI ngalendlela kungakulekelela
14:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 32 М.