SICELA KUBUYE ELAKITHI ILOBOLO: PHUMLANE B. HLONGWANE (PART 3)

  Рет қаралды 8,644

Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane

Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane

Күн бұрын

Пікірлер: 29
@mthobisi6624
@mthobisi6624 2 жыл бұрын
Singawusekela kanjani lo Mkhankaso Ngwane kuningi okumele sikulungise.
@blessingthembelani9149
@blessingthembelani9149 Жыл бұрын
Lomkhankaso Ngwane kumele uqhubekile... futhi sibambisaneni njengezingane zandawonye ezibophekile esihlakaleni.. kulele kithi ukuba sigqabule lamaketanga asifasile🤞🏾
@lindanicele9722
@lindanicele9722 2 жыл бұрын
Mina Malume ngikuzwa kahle lokhu okubekayo noma akengithi okucelayo sona mhlampe sofika isikhathi sokuba singaceli sivele senze nje🙌🙌
@ntandomenzimagwaza8263
@ntandomenzimagwaza8263 2 жыл бұрын
Mina ngiyomthatha ngenginakho. Kodwa ngeke zidlule ku 2
@nhlanhlamxolisi2763
@nhlanhlamxolisi2763 2 жыл бұрын
Cha mfokaHlongwane inkosi ngathi ingakubeka kuze kube kukhula izingane zami zizokwazi ukuncela ulwazi ngobuzona nosiko ngoba konke okukhulumayo kuyakha... Inkosi ikucgine Ndlandlalazi siyaludinga ulwazi ngathi thina mazulu
@mkhulisenisandilehlela8301
@mkhulisenisandilehlela8301 2 жыл бұрын
Ngyafisa nami ilunge eyelobolo. Angazi Noma umkhandlu kumele ubikele inkosiyawo,inkosi ixhumane nozakwabo behlangane, baqoke abathile abazonqonqoza endlunkulu! Uzubone lento iyabheda. Onke Lamaze aseAfrica ayababaza masxoxa eyelobolo.
@mkhulisenisandilehlela8301
@mkhulisenisandilehlela8301 2 жыл бұрын
Empeleni baningi mfe2 abanawe kulombono,ngisho abadala. Inkiga basaba ukphakamisa umbono esdlangalaleni. LeSilo ngyasethemba singenqabe. Sngabonosana noNdunankulu waso Kanye nezincithapchopho thize zesintu ezisondelene neNdlunkulu, beyilungise lento ngoba iyascindezela kakhulu thina Zulu.
@syabongawelcome6579
@syabongawelcome6579 Жыл бұрын
Mmmh kuhlungu baba lendaba
@sizwehendry3936
@sizwehendry3936 2 жыл бұрын
Ngisalale 👂
@UThongathitv
@UThongathitv 2 жыл бұрын
Uthinte indaba enkulu bhuti aiy ujule kakhulu 🤝
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285 2 жыл бұрын
ASIBAMBISANENI, BAKWETHU.
@dubandlelaernest1395
@dubandlelaernest1395 2 жыл бұрын
mina ngifisa sikwazi ukuthi njengabantu abasebasha singadlala yiphi indima ukuze nasemakhosini sifike isikhalo.
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285 2 жыл бұрын
Ngizocela ukuhlaluka kuwo ama-video
@sandilemncwango5681
@sandilemncwango5681 2 жыл бұрын
qhubeka mfoka Hlongwane usintwelele kogwansile.kukhonayini oziphika esibukwen athi akusiye
@sandilemakhoba419
@sandilemakhoba419 2 жыл бұрын
Kunjalo bafo ngyacabanga sibaningi esingaganwa uma kungalungiswa elakithi ilobolo.
@sunny-boydoyisa2775
@sunny-boydoyisa2775 Жыл бұрын
Ngyafisa iye phalamende lena ilotshwe phans.i ingakho singaganwa kanje kuyabiza nabaganwayo bangena ezikweletini.
@MvikeliMbhele-jk8jk
@MvikeliMbhele-jk8jk 11 ай бұрын
Mfoka Hlongwane winsizwa ziphelele.windoda emadodeni.ukhuluma iqiniso elimsulwa
@cyprianndamane9699
@cyprianndamane9699 2 жыл бұрын
Kuliqiniso Ngwane lelilobolo lalingcono kwabasizalayo babehlala emzini manje kulamalungelo sekunzima. Ngiyakweseka ndoda yamadoda ungapheli amandla
@qinisokunene4160
@qinisokunene4160 2 жыл бұрын
Wayibeka Hlongwane
@siphomthethwa6953
@siphomthethwa6953 Жыл бұрын
Mfoka Hlongwane yiqiniso lelo, ngabe kade sashadelwa kodwa uphezulu kakhulu lomgoqo welobolo esibekelwe wona kanti thina sitohoza ezitolo nasemaGaraji. Ey kunzima
@phumlamthembu9881
@phumlamthembu9881 2 жыл бұрын
😢
@musasibisi6003
@musasibisi6003 2 жыл бұрын
iqiniso ngwane
@sandilesz4660
@sandilesz4660 2 жыл бұрын
🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔Eish madoda
@ncebomanqele2803
@ncebomanqele2803 2 жыл бұрын
Ewu Ngwane waluhluba udlubu ekhasini mfwethu, nginawe lapho, ayibukezwe lento, nangale nje kokuthi yavelaphi, iskhathi esphila kuso asivumi manje, ukuganwa sekungophawu lwamandla kanti bekumele kube yinsika yokuzalana kwezizukulwane zokobantu.
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285 2 жыл бұрын
Asibimbisaneni, bakethi.
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285 2 жыл бұрын
Asincengeni bakwethu koze kulunge.
@animestudiomvm9150
@animestudiomvm9150 2 жыл бұрын
Ayilungiswe bhuti lento
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285 2 жыл бұрын
kuyaphoqa, mnewethu.
SICELA KUBUYE ELAKITHI ILOBOLO: PHUMLANE B. HLONGWANE (PART 4)
5:52
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 16 М.
SICELA KUBUYE ELAKITHI ILOBOLO: PHUMLANE B. HLONGWANE (PART 1)
3:28
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 9 М.
Это было очень близко...
00:10
Аришнев
Рет қаралды 7 МЛН
Family Love #funny #sigma
00:16
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 33 МЛН
OMAMEZALA ABALALA NAMADODA ABO, EGAZI.
8:39
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 4 М.
Idlozi elithwetshuliwe
9:24
Indlondlo Yamagcokama
Рет қаралды 1,5 М.
Inkabi Esibaqedile nge Volovolo, isithathe uMhlala Phansi
1:25:18
Real TV1 Stories
Рет қаралды 299 М.
Isboshwa esabona ijele elingaphansi komhlaba
14:07
Secret TV Production
Рет қаралды 170 М.
EKHWENÌ, IKHWA NOBUNGOZI BALO.
6:38
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 5 М.
SICELA ELAKITHI ILOBOLO: PHUMLANE HLONGWANE
2:43
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 1,3 М.
Это было очень близко...
00:10
Аришнев
Рет қаралды 7 МЛН