Babu Nxumalo uyakwazi ukufundisa, nokukhuluma iqiniso elimsulwa, and be relevant with current times. That is what I call wisdom. 👍👍👍👌👌
@matununumashinini1245 Жыл бұрын
007r 😊00ylloù
@sakhiwomahanjana32203 жыл бұрын
Pastor Given is realy a teacher.I can listern to him for hours without falling asleep
@constancembense58384 жыл бұрын
Ps Gobhozi you spoke very wisely and stood up for what you believe usifundisile mfundisi
@nomkhosixulugama1089 Жыл бұрын
Big up to PS Given and his reliance on scripture. Siyabonga kuBaba Nxumalo for how he uses maturity and wisdom to reach. It's good to see that bobabili balwela ukuthi bangabikhona abazolahlwa🙏
@phindyngubane87783 жыл бұрын
No No Babu Masinga udinga uJesu baba akusize baba .
@CredoMaxwell5 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂 no comment
@lindelwamthinkulu863 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Mr Siba nge programme ye POWER HOUR WOW siyasizakala ukulalela ubuhlakani neqiniso kumadoda kaNkulunkulu anobuchule bolwazi . Ngithandile baba u Nxumalo uyabeka kube sobala noma kuthi bha especially i side yezingane how they become affected as well as ubuthakathi mmmmm I like your rchnessbin knowledge broadly . Cha ngiyaphika la usuthi a single woman ungamfaka to all these places ozibalile . I choice yokwenza noma ikanjani ikwindlela okhuliseke nosaba ngayo uNkulunkulu , Ukungashadwa kwabantu besifazane abazikhetheli balinda ozobakhetha uma kungenzeki kodwa ukholwa lithi iZwi unaka okweNkosi futhi ube right . Futhi akusho ukuthi oshadile ungcono kunongashadile ziningi izimanga zabashadile nokubukela phansi abangashadile sengathi bazenzile kanti abanye bashade ngobuqili nobuthakathi . Ngiyafisa bahlonishwe noma bahlonipheke aba single kungaba ukungakhethwa noma ukuzinqumela baphelele njengabadalwe uNkulunkulu umehluko nje ukuthi abanayo indoda . Pastor Given thanks baba umile eZwini futhi liyilo siyayibonga indlela ocabanga ngayo kanti usemncane ngihamba nendlela yakho oyisusela eZwini nolwazi olunzulu osivezela lona . Mr Masinga anginawo amazwi engingawasho kwimibono yakho phandle kokuthi ngimangele kokuningi okubekike indlela obuka ngayo nochaza ngayo mmmm to qoute one issue le yokuthi amadoda ayohlulelwa ngokuba fruitful kwawo ey iNkosi mpela sekuyobonakala sekuqoqwa ngoba ngilalele nje ngiyathola ukuthi everyone is believing what he is believing . Thanks Mr Dlamini uluphatha kahle uhlelo uyathanda ukuhleka kodwa bengibona sengathi ufisa kuthiwe sivumelekile isithembu uma ukholwa 😂 . Ziyasiza lezizinhlelo ziyawuvula umqondo iNkosi inibusise . .
@mandlashezi19033 жыл бұрын
Madoda ka NKulunkuu Siyabonga ngihamba no Ps Given Gobhozi. Bazalwane asingathathi isithembu asilona icebo lika NKulunkuiu. AMEN.
@sithembisogama4568 Жыл бұрын
Eyy uyabheda weMasinga haw!!! Yaz uqala nje uvula umlomo usuyahhema!!!
@CredoMaxwell5 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@sphamandlaluthuli74753 жыл бұрын
If we had the same concern that God had for marriage, believers would hate divorce more than they hate polygamy - Ps Nxumalo, I felt that.
@kosabomandlenkosimabena64952 жыл бұрын
Pastor G G You are a Man of the Apostle's doctrine period, Man of the proceeding word.
@kehlamangic10862 жыл бұрын
Mr Masinga umashaya straight. Handling the word of God deceitfully.
@sithembisogama4568 Жыл бұрын
True ihuzu leli akuyena umfundisi😂
@CredoMaxwell5 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@talentmakhanya78873 жыл бұрын
Ps Mgobhozi... Yesessss knowledgeable man ayi ndoda Gcwele Lwazi he is a young man kodwa ayi yesessss 🔥🔥🔥
@tnroyalu3 жыл бұрын
Baba uGobhozi ngithanda isisekelo sokuthi yonke into asiyilande emibhalweni singayixubi nemibono nemizwa yethu kodwa kuvele uKristu kuyo yonke into, uma engekho asingamuhlohli ngenkani.
@gertyndlovu8593 жыл бұрын
Indaba yesthembu ayikho kumakholwa iqiniso elingaqhokile lelo,ibhantshi ayihlohlwa makholwa balekelani isithembu.one man one wife inhloko ngu JESUS CHRIST
@daniellebambela19692 жыл бұрын
Wow what a powerful topic. Hayi Pst G uThixo ukuphe ubulumko, ndonele yingcaciso yakho mna Amen.
@mselainemcreed27492 жыл бұрын
Aw kodwa Ps Gobhozi uyabeka baba. Heard you ×10 🙏 the spirit of wisdom and knowledge in dissecting the discussion.
@samudlamini477 Жыл бұрын
Cha Bab Nxumalo uyakhuluma kuyezwakala
@Christianconnecion7 ай бұрын
God be with bab'u Gobhozi... stand for wat u believe
@kgomotsoarchie1293 Жыл бұрын
Wow powerful words Apostle Nxumalo
@trendingglobevibes49003 жыл бұрын
Baba uMasinga ngikuzwa kahle mina🔥🔥🔥 What a fruitful narrative. Thank you👏🏿
@sithembisogama4568 Жыл бұрын
Akazange asindiswe uMasinga akakaze nje ayyy!!!! Vangelani zinceku😂😂😂
@CredoMaxwell5 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂
@fortunenhloso4145 Жыл бұрын
Whoooooooooooo!!!! Kuyashisa?!
@zinzioctaviangwenya9808 Жыл бұрын
A man has one heart to satisfy one wife. Anywhere polygamy exist there is misunderstanding and hatred.
@Sinenhlanhla_ngongoma2 жыл бұрын
Ay mina ngyamuzwa uBabu Nxumalo👌👌
@sicelosimelane38442 жыл бұрын
Kodwa Siba ayy umqondo wakho uyashesha. Good questions.
@yenzokuhlelubelo66662 жыл бұрын
My cry is if we can be able to download such content
@luthandolaw23013 жыл бұрын
Kunini lapho uJesu elahla abantu syabonga baba uSgwili wozani kuJesu nisindiswe no senaba nesithembu 🤗🤗🤗 asiyona inhlamba. Izolo sfundiswe ngotshwala ukuthi bubi bubi bubi but now last days kyavela ukuth utshwala abububi kodwa okungafuneki kumaChristu ukudakwa utshwala hhay ukubuphuza ngoba nasemasini bukhona, emithini kadokotela bukhona umzimba naturally uyabudinga abuwona u poison The Holy Ghost himself likened himself to wine🙌🙌🙌
@buyinzmbuyinzm76676 ай бұрын
Ngungunhane..ngonyama takes Gaza.zwangendaba
@lungilemthethwa6630 Жыл бұрын
Here for Ps Gobhozi
@kwazijerome2032 жыл бұрын
Pastor p.s given you said it... it a sin
@lindychabalala65613 жыл бұрын
Very insightful debates. We need more of these kinds of different perspectives in Churches today.
@thabisonzuza62874 жыл бұрын
Apostle Nxumalo🌟🌟🌟
@StrokeLyf Жыл бұрын
Ae this is so enlightening 💡 bendikade ndingekho sure where I stand between these two but always had nothing against polygamy but now I know a bit more than I knew. No one is wrong as long they do everything with no intensions to harm. And whoever harms anyone because of their circumstances, they choose to be cruel and therefore deserves to be punished by God. Amen
@Daniel_Mahlangu2 жыл бұрын
Mr Masinga is speaking his mind. Not the word of God
@mselainemcreed27492 жыл бұрын
Research la ihamba khona he lacks the spirit of God. Hope he be baptised with Him and know the truth ngoba hhayi le yokuthi judgement will be based ngokungandi "seed" is out/ he is lost. Deceived
@mandiwakhenomdlomboyi96323 жыл бұрын
Pst Gobhozi keep it up
@mrsm22933 жыл бұрын
Baba uMgobhoz ibambe lapho nje ayikho lento yesthembu no matter bengazama ukuychaza kanjan , liyasho ibible ezinsukwin zokugcina kunabantu who will twist the word of God mhhhh
@nombusodlams80954 жыл бұрын
2 TIMOTHY 3:16 All Scripture is given by inspiration of God and is profitable for doctrine, for reproof, for correction, for instruction in righteousness. Let us view the word of God as such & not reduce it to a book of suggestions or european. Matthew 24:35 Heaven and earth will pass away, but my words will never pass away.
@talentmakhanya78873 жыл бұрын
Siba am gonna push for this kubantu baningi people need to be clear with so many things...
@SOG_COG0134 жыл бұрын
No, We fail only because we do not let GOD be the Lead in all especially in marriages, soon to be confirmed.
@cromwellmngadi75343 жыл бұрын
1. Masinga uses verses to support his blv. 2. Gobhozi is correcting using scripture. 3. Nxumalo is like Moses, saying "I present to you life and death"
Babu Nxuma I respect you nceku,kodwa,kuhle enkulumeni yakho,uvele nomsebenzi kaJesu,ekwamukeleni uJesu,ukuthi kwenzani,ngoba uma ugcina ngokweseka too much isthembu,than ukweseka ukuthi yini umsebenzi kaJesu uma esengene,phakathi,lokho kuzokwenza nabangenankanuko bagcine benenkanuko,isdingo singekho,nokuthi uma sikhuluma fanele sibheke zingxenye zonke,ukuthi,khona abazalwane abasando kushada,khona futhi abasebancane eNkosini,uma bengezwa ezinye zezinto ezingabenza,babe weak nakuba uNkulunkulu ebesasobasiza.so in other words we rather promote the work of Jesus in man than promoting something that will make even more caous,emabandleni ka Krestu.Amen
@ayishaywagraphicstv1462 жыл бұрын
TO Add on apostle Nxumalo nokuzalwa umbethwe or unewele lakwa moya kuyaholela esthenjni ngoba awuganwa kalula uma uzozithathela wena ungalithathelanga iwele lakho lodwa
@beeyoutiful40863 жыл бұрын
Koddwa baba uMasinga🤔 we are going to be judged by how rapidly I multiplied? What about those who are nt able to reproduce because of living conditions? This is confusing
@CredoMaxwell5 ай бұрын
😂😂😂 good question Masinga uyasibanjelwa
@dudumahdudumah32792 жыл бұрын
please invite Mfundisi Ngcwatywa from Cape Town
@andiswaandymcthambodala90404 жыл бұрын
Pastor Siba next time please invite Bishop Twala..
@bonganimbuyazi93564 жыл бұрын
Baba uMasinga uyayazi ito yakho ubuchopho bakho buhluzekile,isithembu ngiyavuma silungile futhi sibalulekile.
Aih baby Masinga kuyashoda baba ngokukhulu ukuhlonipha being fruit &multiple how is it classified as part of judgements ?
@ntombifuthicebisa48353 жыл бұрын
Pastor Given😇⭐⭐
@mrsm22933 жыл бұрын
I’ve never heard of a born again esisthenjini hay ngeke buya Jesus kuyonakala bo🙆🏾♂️
@beeyoutiful40863 жыл бұрын
Sengibona uJesu esenamakhosikazi amaningi🤣🤣🤣🤣🤣🤣 wiii ai ngeke
@luthandolaw23013 жыл бұрын
Much knowledge or wisdom but the way we diliver them is very important. ATTITUDE IS EVERY THING JESUS was humble to sinners and everyone so to WIN THEM not to show them how Much they DON'T KNOW😭
@sphesihleskhosana92703 жыл бұрын
Pastor Zweli ngifisa ngelinye ilanga u-invite u Apostle Muziwezigwili Nxumalo, Pastor Lungi M, noyedwa omunye wabahlonishwa. Ebese i-topic ibe phakathi kwalawa: IDLOZI, ISITHEMBU( another episode), women in pulpit, church scandals, are we living in the last days?, is it still christianity? etc.
@nellyzuma14444 жыл бұрын
Ngicela incazelo ku bishop Siyawenza yini umshado wesizulu lapho Uma umakoti uthelwe nge nyongo.
@kgautakhanye97903 жыл бұрын
Isthembu was never in the plan of God, as the man of God Given Gobhozi says. Remember Christianity is not and will never be a religion, check the consequences of polygamous marriage from Abraham coming to Samson and Solomon, David. But anyway we know at the back of our mind that it is written that some will come in the last days teaching what many people likes to hear with their itching ears and they will deceive many. Polygamy is the way of rebellion against God's commands and ways of life.
@mrsm22933 жыл бұрын
Mhhhh baba Masinga you are misleading us no no no 💔
@@bonganimbuyazi9356 Amen. Cha Mbuyazi angivumelani nawe lapho, ngoba uma ngimulalela uma ephawula uGobhozi ngizwa ubuhlakazi obuhambisana nemibhalo kanti empeleni imibhalo yonkana ithanda ukuphikisana nemicabango yabantu esikhathini esiningi and ngimthandile uma ethi singalahlekelwa inkambiso yokukholwa siye kokunye ngoba kahle kahle indaba yonakala lapho, inkolo imi iyodwa ayixubeki, even though kunezinto uNkulunkulu aziyekelela ukuba zenziwe ngenxa yobulikhuni bezinhliziyo zabantu but still igap ikhona ukuthi kwasekuqaleni kwakungenjalo.
@phindyngubane87783 жыл бұрын
Power Baba uGobhozi inqiniso liyasikhulula mfethu.
@mrsm22933 жыл бұрын
Isithembu nje it’s ungodly there are lots of scripts in the bible, if you really understand the gospel of grace you will know the truth, we must learn to rightly divide the word of God
@luthandolaw23013 жыл бұрын
If the bible doesn't condem the unbeliever to come with his polygamy does is not mean that there is a space for polygamy reserved inside christianity for certain people bcz it might be a gift REMEMBER nothing is impossible with God. I think its about God giving us as 'talents' one to some and three to the other. Others Are called INSIDE with their POLYGAMY and izono ziyasala. There's much to CONSIDER in this ALONE # There is a SPACE AHEAD the matter is to WHOM is it GIVEN. JUST MY THOUGHTS!!! 🙌 🙌
@dudumahdudumah32792 жыл бұрын
Pastor Given👌👌👌👌 Amen tata
@sinemnyandu35003 жыл бұрын
Hayi Bab Gobhozi ngihamba nawe .
@luyolovumba76623 жыл бұрын
Siba, power hour is educative and I think I touches and impact may lives but I still think you've robbed us an opportunity to learn more kweya topic 'UJesu sewabuya' can you host pastor Given, alone 2 hours full just to teach about that please.. As there are so many questions i (we) have.. If Sewabuya what now? That was meant for jews? How were part of that? What is expected from us now? All sort of questions or he can be live and take questions from us or maybe 1 hour teaching and 1 hour answering to questions Regard Concerned power hour member
Unamanga lobaba Ayikho lento yesithembu but it's called womanising #Anti christ
@vusigumede89854 жыл бұрын
According to imibono kababa unxumalo..lets says ngibe indoda ekhulu iqhuma impilo ngesintu ngazithola ngine sthembu.than sekuyenzeka uGod ungibizela evangelini..ngenzenjan ngesthembu vele ebese nginaso??
@mrsm22933 жыл бұрын
If unesthembu before usindiswe it’s ok bt you can’t be a poligamist ube uwumntwana kaNkulunkulu, never
@sbusisiwenewearthndlovu69653 жыл бұрын
Seek God dear bcoz if you can ask people you will never understand God bcoz some people refuses polygamy but they commit adultery as if God can understand if uphinga but uma sekumele ubenesithembu kuyaphikwa
@luthandolaw23013 жыл бұрын
Man love your wife as Christ does One Man and many Wifes = One Christ and One Church. Wifes become one spirit as a Church with many members Married to one Christ.
If the Lord God wanted Adam and Eve as monogamous He would never allow onother RACES out of the existing race( Adam and Eve) .
@tsepangmtsepora30008 ай бұрын
Yerrr!!!😂😂🤷🏾🙆🏾🙆🏾
@sifisopetros74883 жыл бұрын
Ngisindisiwe kwenzeka many years are go ngalimala ngamshada losisi ngoba ethi ukhuleliswe yimi ,ngathola late sesishadile ukuthi akahlukananga namaSoka akhe wakhulelwa enter ngaphandle futhi ,wangitshela ukuthi akakaze angithande wayefuna ukudla imali yami,yena uthandana nontanga bakhe anaphumelele kunami angimdivoze khona ezoyidla Kahle ,Nenkonzo besesingasayenzi ,esengidlisa nemithi ,wazama ukungibulala many times,ngabaleka ngamshiya nomuzi ,manje ngidinga ukuganwa futhi manje angazi noma kumele ngibuyele la ngacishe ngafa khona Na? Sengazibuyisela eNkosini ngoba wathi kimi ufuna ngiyeke ukusindiswa nabakwethu endlini abayifuni lensindiso yami ,sesihlukane for 7 yrs manje ,ngicela iseluleko befundisi bami plz
@mselainemcreed27492 жыл бұрын
Sawbona bhuti. Ngicela kuphosa nami impendulo ngingeyena kepha umfundisi just a child of God with his holy spirit. KumaTewu 19:9 izwi lithi 'I tell you that anyone who divorces his wife, except for sexual immorality, and marries another woman commits adultery.” in your case your wife committed sexual immortality then you divorced her which God as much as He hates but permits idivorce only for this reason ngoba sexual sin is sinning against your own body and ijulile as when you married you became one flesh but now she chose to share you/expose you ngaphandle hence God permits divorce only for this reason. I want you to take note of the second last part of the verse it says "and marries another woman" which means you can marry another woman only when you have divorced your (1st) wife for the reason stated in this verse. Kanjalo you would not be committing adultery. Above all Pray / lean on and be led by God baba.
@teachersikhumbuzomoyo54193 жыл бұрын
Sons of God are not from seth Pastor G...please rectify such position sir. Sibi may I please have your email address
@sibusisomthembu18412 жыл бұрын
Mmmm! Shuuu!😁
@SOG_COG0134 жыл бұрын
Shalom Ps Z, Ay bekuthi kuyanizama lokhu kwesitha kwafeyila futhi LOL, forward We go with JESUS our CHRIST!!!
Mr. Mthembu is not a Christian and he is deceiving many who listen to him and I'm very sorry for the congregation he is leading. This man is a traditionalist. Let him stick with his tradition and stop misleading God's people. People who cannot control themselves sexually they do this polygamy thing and they impose it to people.
@constancembense58384 жыл бұрын
Apostle Nxumalo is mixing Christianity with culture you are off the lane mfundisi why compare isithembu neDivorce they are not the opposites of each other avoiding one does not make one right. Apostle Nxumalo just mentioned his own views not biblical views these example are practical but not biblical views.
@kwenzakwenkosisphesihlekhu64364 жыл бұрын
Kanti ke you can check his videos kukhona lana he defines isithembu and its origin I guess he was just covering things he hasn't covered before. He has talked about this a lot.
@constancembense58383 жыл бұрын
@@kwenzakwenkosisphesihlekhu6436 thank you I will look for that one, yazi I was so confused ngalenkulumo yakhe
@zinhlezizwe4439 Жыл бұрын
Apostle Zwide mina ngikuzwa Kahle kakhulu osenkingeni ongakuzwa kahle mina nje ngisindisiwe and ngikuzwa kahle