Singene emgedeni wesilo

  Рет қаралды 34,659

SABC Izindaba

SABC Izindaba

3 жыл бұрын

Sivakashele esigodlweni sesilo esesakhothama uDinizulu kaCetshwayo KwaCeza Inyosi yesilo esesakhothama uBuzetsheni Mdletshe isikhombise emgedeni okwakubhaca kuwo Isilo sasoSuthu kwaCeza. Ucebe kakhulu ke umlando esiwulandiswe uMsindazwe.
Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #KwaZuluNatal kuSocial Media.

Пікірлер: 24
@thanditwetwa4167
@thanditwetwa4167 3 жыл бұрын
Awubhalwe bakithi umlando, bazohamba abantu abadala kusale sekukhohlakala.
@SiphamandlaNgubane-ic8gf
@SiphamandlaNgubane-ic8gf 5 күн бұрын
Buzetsheni Mdletshe (Praise singer of the Zulu Nation)
@msizikhuzwayo5433
@msizikhuzwayo5433 3 жыл бұрын
Sengathi singathola ulwazi uluningi ngalokhu sifundiseke nje ngobuthina
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 Жыл бұрын
Uhulumeni obusayo ufuna kuwuqeda lomlando Kanye nendlunkulu
@lungilesibiya2712
@lungilesibiya2712 3 жыл бұрын
Siyabonga ngomlando
@mahlalekhwenimonsterchanne4127
@mahlalekhwenimonsterchanne4127 3 жыл бұрын
Aw madoda eNqabeni yeNgonyama❤
@nthabisengmohale1549
@nthabisengmohale1549 2 жыл бұрын
Sbonga izindaba nomlando wenkosi udinizulu endaweni yakwaceza sibonga kakhulu bayede
@sithembilegcumisa8549
@sithembilegcumisa8549 Жыл бұрын
Siyabonga...ngokungenamkhawulo...ku Baba...u MDLETSHE...inyosi ye ngonyama...u MDLOKOMBANE..ngomlando...nama gugu...esizwe...Sama ZULU...MSINDAZWE....
@velikhadambi7672
@velikhadambi7672 3 жыл бұрын
This is rich and informative. Thank you
@zondigagashe5268
@zondigagashe5268 2 жыл бұрын
MAKUBEKHONA OKUTHILE OKWENZIWAYO NGETSHE LOMLANDO OMUHLE KANGAKA
@TheJozistos
@TheJozistos 3 жыл бұрын
Umlando onothile ngaloluhlobo 🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@jacobzaranyika9334
@jacobzaranyika9334 2 жыл бұрын
A tour of the uncivilized protected and Heritage property. Thank you🙏 AmaZulu. I got most of it.
@sifisondlndlovu6544
@sifisondlndlovu6544 Жыл бұрын
Siyabonga mfoka Langa ngomnotho wesizwe sakwaZulu kuyavakashwa yini khona
@cebohnzama5450
@cebohnzama5450 3 жыл бұрын
Kube sasingemazulu sasingaba yini kodwa bayede
@nkuzamagada8035
@nkuzamagada8035 10 ай бұрын
#BUZETHSHENIMDESHE #KINGMISIZULUKAZWELITHINI
@nkuzamagada8035
@nkuzamagada8035 9 ай бұрын
#WENANDLOVUBEYEDE
@sherilambertson2239
@sherilambertson2239 Жыл бұрын
You are amazing and always informative 😃
@user-ju9tm1eh5f
@user-ju9tm1eh5f 6 ай бұрын
KWACEZA UBUZETHESHENI #BUZETHESHENIMDHESHE
@nkuzamagada8035
@nkuzamagada8035 9 ай бұрын
#WENANDLOVU #BEYEDE #KINGMISIZULUKAZWELITHINIKABHEKIZULU
@nkuzamagada8035
@nkuzamagada8035 11 ай бұрын
BUZETHSHENI MDHESHE KWANGOMA KWAZULU NATAL INGOYAMAZULU
@sithembilegcumisa8549
@sithembilegcumisa8549 Жыл бұрын
Sibonge futhi..Kuba QOPHI..NABA GCINA...LOLULWAZ...NAMA GUGU ESIZWE. .NGOSIZO..LWENYOSI...YAMA KHOSI ESIZWE...SAMA ZULU...
@BM-dr4eu
@BM-dr4eu 2 жыл бұрын
Yini uswe?
@muziwesley5250
@muziwesley5250 3 жыл бұрын
I wish it can be renovated and turned into museum
@noluthandonyandeni7882
@noluthandonyandeni7882 2 жыл бұрын
So true,and also I wish our education system can teach the real African History to our children .
Umlando ngo Nongoma
5:23
SABC Izindaba
Рет қаралды 30 М.
Nang'uZihogo zelanga zoke zibashise
2:16
SABC Izindaba
Рет қаралды 25 М.
Викторина от МАМЫ 🆘 | WICSUR #shorts
00:58
Бискас
Рет қаралды 5 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma #memes
00:26
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 2,7 МЛН
Finger Heart - Fancy Refill (Inside Out Animation)
00:30
FASH
Рет қаралды 29 МЛН
NHLANHLA MTAKA
8:33
Nhlaka Production
Рет қаралды 66 М.
2024 Women's Month Launch
38:31
SABC News
Рет қаралды 565
Trendz Live | 02 August 2024
55:33
SABC News
Рет қаралды 981
ישראל נלחמת I הצטרפו לשידור החי
עכשיו 14
Рет қаралды 3,3 М.
ABANEWABO NODADEWABO BESILO - MISUZULU ZULU
14:47
Nhlaka Production
Рет қаралды 78 М.
Викторина от МАМЫ 🆘 | WICSUR #shorts
00:58
Бискас
Рет қаралды 5 МЛН