SHWI-MNTEKHALA,MANYATHI,MAHAWUKELA,KHELINA,QINSEKA NO SMONYO ETC...

  Рет қаралды 24,046

PERFECT TV SA

PERFECT TV SA

2 ай бұрын

IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT

Пікірлер: 320
@ErnestB1
@ErnestB1 2 ай бұрын
#PERFECT TV SA cha ama interview akho syawathanda kodwa awufunde indlela yokwenza interview #awkwaz uku interviewer umculi ubuye ubaqhathe ngezinkulumo #Bese unciphisa nalokuhleka okungenasdingo ‼️
@sbusisomazibuko8352
@sbusisomazibuko8352 2 ай бұрын
Bafoh washaya Nami angiyithandinga indlela Umphathi hlelo abephusha ngayo ukuthi akushiwo okubi kphel nomtekhala
@mndenikhoza7484
@mndenikhoza7484 Ай бұрын
Shwi mantombazane . Ave kubalulekile ukulalelana nokubambisana
@skhakhasezintombi135
@skhakhasezintombi135 Ай бұрын
Ima niqala namhlanje ukuthi uyaqhatha enjalo unezinhlangothi acheme nazo wombuka uma ekhuluma ngo mthandeni uchema kanjan bese umubona uma ekhuluma ngo khuzani ubanjani,uma wenzalo msebenzi wakhe awufuni ucheme uyaganga lona
@nkulehngcobo7217
@nkulehngcobo7217 Ай бұрын
Ixoki elikhulu lomfana nje, uyabona inhloso ukuhlambalaza uMntekhala, uRubbish we host lo. KwaManqele uMthandeni kuphela into esile eyake yaphuma khona, okunye iziduphunga nje oxovizwe
@mbonisenimhlongo2531
@mbonisenimhlongo2531 Ай бұрын
Yazi impela uyabhebhezela imibuzo yakhe ayihloliwe
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 2 ай бұрын
Ngihamba nawe mina shwi 🤝🏾 kodwa maninga buyelana futhi nginga jabula 🙏🏽
@ntethelelontanzi5324
@ntethelelontanzi5324 2 ай бұрын
UMtekhala umosha izinto uryt engabe esabuya
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 2 ай бұрын
​@@ntethelelontanzi5324eyi yebo mfwethu mhlampe mabe buya bethi shwi nomtekhala kodwa ushwi mantombazane engayeki kanye nokhelina ngenxa yamathuba omsebenzi ngoba umtekhala sebekhulile
@sphamandlafortunemaphalala3869
@sphamandlafortunemaphalala3869 2 ай бұрын
Iphutha likwaShwi ukuzilinganisa negidangoma lakhe, kwakumele iqembu kube uShwi kwasekuqaleni.
@MnqobiNxumalo-ig8cu
@MnqobiNxumalo-ig8cu 2 ай бұрын
UMtekhala akalona igidangoma kuphela ubenza I backing
@mxolisingobese3877
@mxolisingobese3877 Ай бұрын
Angikaze ngicabange ukuthi kanti Shwi isiphukuphuku kanje
@ThekingofMaskandimusic
@ThekingofMaskandimusic 9 күн бұрын
😅😅😅
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr 2 ай бұрын
Uyaqhatha awusizi ngalutho ngalemibuzo yakho Manqele
@menzikhuzwayo4137
@menzikhuzwayo4137 2 ай бұрын
Nami ngibona le show iqatha abaculi
@user-wo5cz7mj1p
@user-wo5cz7mj1p 2 ай бұрын
Kumele athole abazokuba nesisombululo umfoka Manqele emva kwe interview yabaculi abangazwene njengabo nje laba esibadinga bebuyelene bezosithokozisa ngomculo wabo ngoba lento yakhe yokubabuza kphela sigcine singamazi oneqiniso nonamanga
@menzikhuzwayo4137
@menzikhuzwayo4137 2 ай бұрын
@@user-wo5cz7mj1p naye ubuza ngendlela eqhathayo futhi ekhetha isayidi. Akasiye umhlaziyi ozimele.
@mandiluvejili1454
@mandiluvejili1454 Ай бұрын
Favouritism iyambulala lomjita akayeke ukthatha amaSide nokuPromoter izimpi zabaculi
@ntokozosphesihle9339
@ntokozosphesihle9339 2 ай бұрын
MfokaManqele uma ukwazile ukubabiza obaba ngalendlela i think usengakwazi ukubabiza bobabili ukuze sithole isisombululo salendaba ......up Duyazi💥
@user-sp6do6wr8h
@user-sp6do6wr8h 2 ай бұрын
Akulula ngokubona kwami uyabona ushwi uyathukuthela lendoda
@user-fo4ew4gb7v
@user-fo4ew4gb7v 2 ай бұрын
Ayy ngeke isalunga lee akuyona into encane
@NsindisoMchunu
@NsindisoMchunu Ай бұрын
Lengane ingabavimba kanjan labantu mabengashayana Musani ukuganga madoda
@siyabongancanana
@siyabongancanana Ай бұрын
Vele ukhohlwe lena isingaphezulu kakhulu
@luthandomawo6180
@luthandomawo6180 2 ай бұрын
Buyani Baba ilizwe liyakhala ngani
@mduduzisiphesihle9915
@mduduzisiphesihle9915 2 ай бұрын
Okunye engikubonayo uShwi uchame kakhulu noMnyathi okungenzeka ukuthi kukhulu thina esingakwazi ngaye uShwi noMnyathi, Nodludla, kanti futhi okunye uShwi usebenzisa ukuthi yena Owenza okuningi eqhenjini. UShwi izinto bezingaye kumanje akadumi ngani pho, yiphi ingoma ye-hit.
@MnqobiNxumalo-ig8cu
@MnqobiNxumalo-ig8cu 2 ай бұрын
Iyiphi ekaMtekhala eyi hithi
@SalimMarshalls
@SalimMarshalls 2 ай бұрын
Hahaha it's not easy to interview Shwi,you have to know your story.
@thubelihlesamkelo2266
@thubelihlesamkelo2266 13 күн бұрын
Usheshe wapikla u Shwi... Mtekhala loading #ayihlabingakumisa
@SiphiweSimphie
@SiphiweSimphie Ай бұрын
Mina nginithanda nonke Shwi no Mtekhala all the way from Zimbabwe Bulawayo 🥰🥰🥰🌹 🌹🌹🌹
@lungisanibuthelezi8377
@lungisanibuthelezi8377 Ай бұрын
Into engiyazile ukuthi noma ngabe u Shwii ukujabulele ukuhlukana kwakhe no Mtekhala ngeke umculo wakhe ngeke uphinde ufane... Kusemhlabeni umona nokucabanga ngesisu akusizi
@nzuzation
@nzuzation 2 ай бұрын
Kubukeka sengathi Shwi ufuna ukubona ukuthi uzoba yin umte cry eyedwa
@sakhilempungose7327
@sakhilempungose7327 Ай бұрын
Bhari Shwi
@WeltonNdlovu
@WeltonNdlovu 2 ай бұрын
Ezinye zenkulumo la azikho ku episode kamthekhala kusho okuthi babezikhulume eceleni kodwa namhlanje ushwi uyazitshelwa yikubaxabanisa lokho.
@phumlanishandu-kp3ii
@phumlanishandu-kp3ii 2 ай бұрын
Wena mfana wakwamanqele yekela ukuqatha abantu...umbhedo lobuzo wakho
@fosikantshebemhlophe229
@fosikantshebemhlophe229 2 ай бұрын
MINA NGIMILE U SHWI YIHLATHI. FUTHI UShwi uyidle noManyathi imali baxhopha uMtekhala ngemali. alife leliqembu uShwi umsangano.
@xolanimthabela1497
@xolanimthabela1497 2 ай бұрын
Nami ngimi nawe , bayidla bobabili imali
@user-fo4ew4gb7v
@user-fo4ew4gb7v 2 ай бұрын
Buphi ubufakazi baloko
@kamaveetv
@kamaveetv 2 ай бұрын
​@@user-fo4ew4gb7v ubufakazi bokuthi kudliwe imali 😂😂
@GamalakheMncube
@GamalakheMncube 2 ай бұрын
UBufakazi yindlela angafuni ngakhona kuthiwe uManyathi udla imali
@maqhawemthethwa197
@maqhawemthethwa197 Ай бұрын
Ihlathi lobaba yikho nje ebhayiza kanje
@elvismpanza6613
@elvismpanza6613 2 ай бұрын
Mina bafwethu njengomthandi walaba baculi nengifisayo ukubabona bebuyelana. Uma ngilalela izinkulumo zabo ubhuti uMtekhala ngimuzwa kahle nobhuti uShwi uyafakaza ukuthi uMtekhala ovula imnyango eqenjini noManyathi wamazi ngaye. Yebo uMtekhala angaba namaphutha njengabantu bonke ekutheni iqembu wenza kanjani uma elisa phambili kodwa angimuzwa uMtekhala ebeka kabi abanye eqenjini noma ezivikela futhi egxeka ngaphandle kokuthi akaboni ngaso linye noManyathi. Okwamanje angikamboni owrong. Ngokwami bengithi ake siyibuke laphoke bafwethu 🙏 Siyabonga Manqele 🙏
@ayandaximba7456
@ayandaximba7456 Ай бұрын
Mawuyilalela Kahle lendaba uMtekhala uye onenkinga akafuni ukuphikiswa konke ku ryt masekusho yena kushuthi kwafika lapho uShwi naye engasafuni ukulalela yena lokho kuyiqiniso impela nakuMaqatha Kube yiso leso
@SiphiweSimphie
@SiphiweSimphie Ай бұрын
I remember you came to Bulawayo performing wangisiza baba ummmm I wont forget angimaz ubaba ngafa ngafel ubala 🥰🥰🥰🥰
@Isaac-ps5bz
@Isaac-ps5bz Ай бұрын
Bhuti Shwi uyalimela iQiniso
@ntethelelontanzi5324
@ntethelelontanzi5324 2 ай бұрын
uSHWI mele ngabe kade amxosha lomuntu omlawula ngekhono lakhe
@shiyabekhalasehxulu6943
@shiyabekhalasehxulu6943 2 ай бұрын
Okay. Sesiyezwakala isizathu sokuhlukana kwalamadoda ... Kodwa ke ngokubona kwami kwakumele behlale phansi Beyilungise lendaba Badala lababantu
@MalvinDube-wk8yq
@MalvinDube-wk8yq Ай бұрын
Weyisa ubhekumuzi wena
@BuyiseleDubedube
@BuyiseleDubedube Ай бұрын
Sicela ubaba Umfiliseni Magubane👏
@BrightonGumede
@BrightonGumede 2 ай бұрын
Ngihamba nawe khehle lenyoni❤❤❤
@ntethelelontanzi5324
@ntethelelontanzi5324 2 ай бұрын
Nami ngihamba naye uSHWI hhayi igidangoma leli elinomlomo ongavaleli
@uskimusemkhovutv
@uskimusemkhovutv Ай бұрын
Manqele awusiphathele uJaiva abuye ephethe isigingxi lapho😅😅
@mncedisiziqubu3692
@mncedisiziqubu3692 Ай бұрын
Ikuhlulile le interview Qhawe, sengibuke kathathu kwawena ufike waxova uthi uyalungisa. . Kodwa ke sikhula ngamaphutha ukufaka igama la Mtekhala kangaka ebe yena wayengagxilile kuShwi
@MlungisiMgaga-uv7ce
@MlungisiMgaga-uv7ce Ай бұрын
Wena mfana ufuna isagila embonjeni
@BuyisiweSikhakhane
@BuyisiweSikhakhane Ай бұрын
Wena Shwi nalaba basazokugila ngoba inhliziyo yakho yinhle umthemba kakhulu umuntu,mina bonke labantu ngiyabasola yibo bakuqhathe noMntekhala
@mnqobimthethwa4408
@mnqobimthethwa4408 2 ай бұрын
Kodwake sengilalelile konke. Next time Manqele umawenza i interview ekanje mina ngingathi ngcela ubuke indlela obuza ngayo ngoba le iyaqhatha straight. Bekukuhle uma unuza ungaqhathanisi izinkulumo ngoba wokhela umlilo ncono ubuze nje ungafaki igama lomunye.
@Ntuthuko11
@Ntuthuko11 2 ай бұрын
Laba abathi uManqele uyaqhatha abavule eyabo iPodcast
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 ай бұрын
Ngyabonga lapho abahambe😂
@banelegabela8834
@banelegabela8834 Ай бұрын
No bhuti ayikho leyonto oyisho, lana siyazama ukwakha njengoba umfwethu siluthanda uhlelo lwakho futhi siyafisa lukhuphukele kwelinye izinga ngakho ke mele Sizama ukukhalima uma esengenzi kahle.. Ngaphandle ke mawuthi aniyifuni I constructive criticism
@user-im8xg9ot5g
@user-im8xg9ot5g 2 ай бұрын
Syoloko sibonge njalo Manqele sacela ukusivakashele kwelase Eastern cape mf2
@user-pb9oj6pn4t
@user-pb9oj6pn4t 2 ай бұрын
Seyokwenzani ke lapho🤣
@HLANGANANIJele
@HLANGANANIJele Ай бұрын
Ooooo baba Shwi ngyabonga mawqinisekisa ukuthi awxabene noMtekhala ,kodwa lomfanaa owenza interview ngyamgxakaa ai akakhi uyakhethaa ai...usadinga ukuqeqeshwaa...
@user-bp9qj3is2h
@user-bp9qj3is2h Ай бұрын
Hay soze ibe salunga le into uMntekhala sefela nje ukuthi akakwazi kukhalisa isiginci sebenza ngathi ngumntu nje woshuta amacover cd kuphela uMntekhala naye uyidlalile indima kweliqela kwaye nguye umntu ebekwazi ukujabulisa abalandeli and ubacka kamnandi uyakwazi ukwenza ingoma ibemnandi nakwi qela lakhe noMaqatha besivakala isandla sakhe okanye igalelo kakhe nangok kwiHlanganani uyavakala uyakwazi ujwenza ingoma ibemnandi ShwinoMntekhala niyadingana ningayenza nje lento yonu kodwa nani niyabona akusafani nasekuqaleni.Singabathandi bomculo wenu silimele 💔
@SizweZungu-xu3my
@SizweZungu-xu3my Ай бұрын
Uma bethi Mtekhala wayengabhali pho iqembu kwakungabi ngani shwi noMthwalo ...ai shwi unamanga nakwi ntshangu waphika kanje wasukela omama babantu
@jurymabaso4678
@jurymabaso4678 Ай бұрын
😂😂😂😂😂waze wangihlekisa bafo
@user-gc6in6fd5h
@user-gc6in6fd5h Ай бұрын
😂😂😂
@mcwaning580
@mcwaning580 Ай бұрын
Umthwalo wath nje ukuhlupheka kwabhalwa umtekhala sebeyashintsha
@sandilemntungwa1538
@sandilemntungwa1538 22 күн бұрын
😃😃😃😃😃
@zisho-tv5288
@zisho-tv5288 2 ай бұрын
Ubaba uShwi uzwakala enenhliziyo engeyinhle and akazwakali engabuyelana nobaba uMtekhala but ubaba uMtekhala uzwakala e ready for ukuthi iqembu libuye.
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 2 ай бұрын
Impela unjalo
@francisndlovu5904
@francisndlovu5904 Ай бұрын
Udlala impakamo uShwiii
@updateswithling
@updateswithling 2 ай бұрын
aicha 90% of le interview kukhulunywa ngo mntekhala.
@muzuyandaphilasandesithole
@muzuyandaphilasandesithole 2 ай бұрын
ikhona okukhombisayo ukuthi lento akathi ubabuShwi uyiyona iqiniso.
@sabelomkhize-mg5qu
@sabelomkhize-mg5qu 2 ай бұрын
Uyabheda mfwethu akakwaz ukubuz ngumunt interview yonke uyaqhatha kakhulu nemibuzo yakhe khumbul mtekhala wayengakhulum kabi no Shwii
@MuziMbatha-gd3wv
@MuziMbatha-gd3wv 2 ай бұрын
Welelee
@kwanelefoozeh1811
@kwanelefoozeh1811 2 ай бұрын
Danki Khelina
@DumisanikaCabekaKaJuba
@DumisanikaCabekaKaJuba Ай бұрын
Uyi handlishe kahle le interview umsindo wezingqwele usho ukukhula kwePodcast vele izndaba ezivelayo ziyohlezi zingasijabulisi sonke kodwa sekukuthina ukuthi kuwo wonke ama side iliphi elineqiniso nelinamanga, futhi sizihloniphe izethulo zabo 🙌🤝
@siyathokozamvelase34
@siyathokozamvelase34 Ай бұрын
iphutha kumuntu emdala kangaka
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 Ай бұрын
Ukube kuyangami ngabe ngiyaba jezisa ka njee... Bongani manyathi = 0 Kade begida = 2 esinqeni bonke Ushwi = 5 esinqeni Udludla 5 esinqeni Udogzin = 15 esinqeni Umntekhala 50 esinqeni & 20 esandleni Ufiso lowo simshaye sonke singumphakathi.
@sthembisomkhwanazi7503
@sthembisomkhwanazi7503 2 ай бұрын
Yeka lomuntu baba uyalawula uyambona sekulawule kwanela yena usenzenza msulwa nje kukho konke
@vukaningubane1582
@vukaningubane1582 2 ай бұрын
Ukhulumile wageqamagula uShwiimantombazane.
@xolanimthabela1497
@xolanimthabela1497 Ай бұрын
Kuyavela ukuthi uDludla wayengekho niqala iqembu, ngangivele ngingamethembi loShwi wenu
@sandilehlela9069
@sandilehlela9069 Ай бұрын
Basakazi bhathanathi lethu kwi TV cha angzosoli nge data lami kanye no susbribe aksona esakithi isingisi kodwa ngi happy ngo msebenzi wenu benglandela ibhova no shwi nomtekhala from 2004 untill today
@sandilemntungwa1538
@sandilemntungwa1538 22 күн бұрын
Uyaxova
@simphiweshezi4185
@simphiweshezi4185 2 ай бұрын
Awu Baba Shwi uyindoda futhi kukhulu lokhu okushoyo mayengayoxolisa njh sekusele ngakuye kuthi uyaqhubeka nokulamba or uyaxolisa ❤
@xolanimthabela1497
@xolanimthabela1497 Ай бұрын
Nincoma namasimba sometimes
@ngubanembomvu2962
@ngubanembomvu2962 2 ай бұрын
Ay mfana i follow all your content but kulena questions wakho ebebuza ngoMtekhala ikuhlulile le interview, mina ngeseka uShwi but umenza agcine ephaphalaza naye emdala ngenxa yokuba emotional
@NkululekoBhululezi
@NkululekoBhululezi Ай бұрын
15:01
@Siyaba2015
@Siyaba2015 Ай бұрын
Omtekhala bajwayele ukulawula emakubo😅 sebecath bazolawula yonkindawo
@_syandambatha
@_syandambatha 2 ай бұрын
siyabinga bhuti ngokuslethela u SHWI
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on Ай бұрын
Ebesegagamela
@MpenduloNgubane-wg4no
@MpenduloNgubane-wg4no 2 ай бұрын
Baba uSHWI noma ungaschazela kangakanan bt siyisizwe siyafisa nibayelani
@Siyabonga_lyza
@Siyabonga_lyza Ай бұрын
Muhle kakhulu umsebenzi mfoka Manqele🙏🏿
@Sikozchannel
@Sikozchannel 2 ай бұрын
Uyaqhatha kodwa Manqele ngembuzo uyshaya ngapha uyshaye nangapha🥲
@mandlamncwabe3030
@mandlamncwabe3030 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@KhayelihleZakhwe
@KhayelihleZakhwe 2 ай бұрын
😂😂😂​@@mandlamncwabe3030
@user-fg3ue9vf3n
@user-fg3ue9vf3n 2 ай бұрын
Skhulu sami uyathuthuka futhi sikufisela okuhle kodwa k but zama manje ukuba uhlele imibuzo yakho ngoba eminyeyawo uyaqhatha
@Sandilesibiya126
@Sandilesibiya126 2 ай бұрын
Awusabuzi ngamahlanganani ukuthi uphumekanjani
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 2 ай бұрын
Yebo mfwethu ukuthi sebewayekelani amahlanganani, sikuyeke okwabo
@solomziradebe8366
@solomziradebe8366 2 ай бұрын
Bezobuza nini ekhuluma ngoMtekhala from the word go mxm yihlathi leli just like that lady from maskandi Friday baxabanisa abantu nje ngamabomu
@nkulehngcobo7217
@nkulehngcobo7217 Ай бұрын
Inhloso yalomfana ukuqhatha kakhulu bengeke esakubuza lokho, banjalo oxovizwe
@MakhosonkeNdebele-jf4in
@MakhosonkeNdebele-jf4in 2 ай бұрын
Kodw syabathanda bon mabengabuyelan kungab kuhle singajabula futh kodw mawuzwa uhlangothi lukashwi angek kubelula ukubuyelana sdalo
@simogoba9350
@simogoba9350 2 ай бұрын
Amashayina bhuti sicela usitholele wona
@mthandeningubane7301
@mthandeningubane7301 Ай бұрын
Oksalayo siySouth Africa sisamdinga uShwi noMtekhala
@eliasshongwe9647
@eliasshongwe9647 21 күн бұрын
Kodwake Khansela, usuke uhlale kakhulu endabeni engafaki umculo. Interview yonke ngathi ingonyuluka. Asisezwa ngomculo manje. Sekuvelanke u Shwi ngathi ukwatile kanti ngabe nje uthe one two, was uhlale emculweni. I Artist le kumele sazi ngayo, isukaphi, ukhuthazwa yini Uma akhipha izingoma.
@vusumuziscelo4224
@vusumuziscelo4224 2 ай бұрын
syabonga ngokusilethela udaba luka baba u Shwi noMtekhala sonke besilulambele kodwa, inxenye yama interview questions akho ndoda awavuthiwe ayaqhatha awakhi kunemibuzo okumele ihleleke kahle wena uzame ukufihla imizwa yakho ngalokho umuntu aziphendulele yena
@senamilehadebe2311
@senamilehadebe2311 2 ай бұрын
Awuze nomaqatha bhut😂
@MlondieyDumakude
@MlondieyDumakude Ай бұрын
We bafo sicela uslandela uSmirnoff🥺🔥
@Sandilesibiya126
@Sandilesibiya126 2 ай бұрын
Manqele mfwethu ngikukhonzile kodwa indlela owenzangayo ngathi awufisi lento kashwi nomthekhala ilungiseke imbuzo yakho is not bafo
@Jonhywalkerchonco590
@Jonhywalkerchonco590 2 ай бұрын
Kuliphutha ukuthi ulokhu uthi Mtekhala uthi... Mtekhala uthi... That one is not bekulungile nje uma ubuza ukuthi nahlukana kanjani aphendule lokho Shwi kuphele kanjani qhubeke ne interview ka Shwi
@mandlamncwabe3030
@mandlamncwabe3030 2 ай бұрын
Pelepele esindeni nam ngbona ngath imhlulile le interview
@Inclusivemzansi
@Inclusivemzansi Ай бұрын
Nidlala ngaye umanqele kanti lizovela kanjani iqiniso umangabe engayibuzi lembuzo ayikho nencane into embi ayenzile la kuningi esesikwazi ebesingakwaz and uMtekhala ubukeka ewuyena umuntu owaba sephutheni futhi ayy elilodwa so no Shwi angimusoli qobo seyingenziwa phela imzamo yokuthi babuyisane kodwa iqiniso sesiyalazi
@user-bq9lw9ct3y
@user-bq9lw9ct3y Ай бұрын
Manqele oyisnokwe kanje
@solomziradebe8366
@solomziradebe8366 2 ай бұрын
Angikaze ngiyibone i journalist ebheda njenga lee kukhulunywa ngabantu
@LorenzoDube-nv7wf
@LorenzoDube-nv7wf 2 ай бұрын
Awusathuli ngani
@nkocykhuzwayo1604
@nkocykhuzwayo1604 2 ай бұрын
Ayy nami ngiyakhala ngomuntu obuza imibuzo...ubuza imibuzo engekho neutral
@solomziradebe8366
@solomziradebe8366 2 ай бұрын
And yonke imibuzo yakhe imayelana noMtekhala lana nje kubuzwa impendulo Zale interview yaMtekhala
@BrightonGumede
@BrightonGumede 2 ай бұрын
Sokubuhlungu umasekuvela amaqiniso kkkkkk
@kamaveetv
@kamaveetv 2 ай бұрын
Nishonjalo bafwethu ngiyacabanga uzama ukwenza kube nesithombe esicacile both side🙏🙏
@OlwethuMakhohliso-gl8df
@OlwethuMakhohliso-gl8df 2 ай бұрын
Mna ngihamba nendunankulu ushwiiii
@ntethelelontanzi5324
@ntethelelontanzi5324 2 ай бұрын
Nami hhayi igidangoma
@OlwethuMakhohliso-gl8df
@OlwethuMakhohliso-gl8df 2 ай бұрын
@@ntethelelontanzi5324 uyalwaz udaba mfe2
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi Ай бұрын
Silapha-ke manje😎
@welcomecebekhulu8898
@welcomecebekhulu8898 Ай бұрын
Kodwa u Shwi uma ekhuluma nge vote alikho ngakuye. Le million ayitholile u Shwi from Manyathi imbambile u Shwi.
@bongamagwaza7291
@bongamagwaza7291 2 ай бұрын
Lento ngeke isalungiseka ukuhlukana is the best solution ushwi uzwakala esenele umtekhala
@mcwaning580
@mcwaning580 Ай бұрын
Lobaba kumbuso wamaciko wahluleka ukuphendula namhlanje usenazo iympendulo anoke nikubuke nalokho 😂
@user-yh2oy5jo1k
@user-yh2oy5jo1k Ай бұрын
Uyaqhatha wena mfana ngalemibuzo yakho,awuvuthiwe neze nje
@mzamongubane5203
@mzamongubane5203 Ай бұрын
Isilungu siqinisile uma sithi there are two sides of the story..
@mahlasecan
@mahlasecan Ай бұрын
Aiybandla
@Emandabapictures
@Emandabapictures Ай бұрын
Manje leyokuhlukana ayibasizi
@skhumbuzo5klaas883
@skhumbuzo5klaas883 2 ай бұрын
Ngcheme udede noKhelina
@mlulekiadvisordlamini7333
@mlulekiadvisordlamini7333 2 ай бұрын
Aiy zngane zakwethu asikhohlweni ukthy labantu bayobuye bahlangane Syabonga Manqele ukthy sizwe I side lika Shwi Mantombazane
@NkosikhonaBiyela
@NkosikhonaBiyela 2 ай бұрын
Kucacile bafo la ngeke isalunga le
@user-fo4ew4gb7v
@user-fo4ew4gb7v 2 ай бұрын
Vele phinde ilunge Lee akuyona into encane
@umduduzitopic9891
@umduduzitopic9891 2 ай бұрын
UMtee unamanaga😂unamanaga sengyabona😂😂😂😂
@user-sp6do6wr8h
@user-sp6do6wr8h 2 ай бұрын
Umtekhala uyaxoshana ngamuzwa esho ethi yimi wonke lo engathi umkhize udlaa imali
@khayankabinde8295
@khayankabinde8295 2 ай бұрын
Ay ngeke sezining iynkinga langek isalungiseka lento ayiyekwe kanje
@andilesikadeni8197
@andilesikadeni8197 2 ай бұрын
@Perfect TV kanti ikuphi le interview ka Khaya Mseleku ohlale ukhuluma ngayo ngoba Kade ngayicinga lutho ukuyithola
@simogoba9350
@simogoba9350 2 ай бұрын
Sacela mfoka Manqele nike nisitholele nabanomlando waMashayina Amahle madoda plz
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 ай бұрын
Ngishoda ngezi number bafo,mangingathola ama phone number nizowuthola
@mphilisenisithole1508
@mphilisenisithole1508 2 ай бұрын
Mina ngimile kwelithi uManyathi wayinyomfa yonke le nto. Sengimlalele amahlandla amabili uShwi ekhuluma, okokuqala wayekuMbuso wamaCiko ehamba naye uManyathi noMthwalo, njengoba esehamba yedwa la. NoMntekhala sengimzwile amahlandla amathathu, wayeku-Real TV1, waya kulo mfana okuthiwa uS'qiniseko, wafika nala ku-Perfect TV. Uma ngihlanganisa izinhlangothi zombili yonke le nto ibhalwe uManyathi, kodwa uShwi ngoba basasebenzisana uyamvikela. Kushuthi kumele samukele nje ukuthi iqembu lesizwe liphelile futhi sophinde libuye. Ekugcineni baziqalela into yabo, futhi bazibulele noma bayivumele yafa bebhekile.
@thabodiholo7181
@thabodiholo7181 Ай бұрын
kodwa wena awukwazi uku-interview ubuntu but uthutha izindaba. le-interview i-volver around uMtekhala konke akushilo uzoku confirma lana
@user-wn6mk2rz9f
@user-wn6mk2rz9f 2 ай бұрын
cha mina sengiyalizwa i side lika Shwi
@xolanimnqayi847
@xolanimnqayi847 Ай бұрын
Ayi cha babu Shwi ulunge uwedwa ngeke ukwaz uksebenza nalomuntu nokho wawsuke wabekezela
@thabolanga9529
@thabolanga9529 2 ай бұрын
Ubaqhathelani abantu uyabalamula oshwi no uyabaqhatha uzotholani ngalento oyenzayo uyinjaka bi wena mfana iyeke lento oyenzayo ujabulela imizi efayo nja
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q Ай бұрын
Sbonge ukuzwa ikhehla lenyoni ukuthi sithini eaydini lalo
@NtuthukoNcanana
@NtuthukoNcanana 2 ай бұрын
Manqele kunombuzo bengathanda ungibuzele kubaba shwi. Ukt yonke leminyaka ehamba noDludla umtekhala efike ngamumva isiphi isizathu esenza ukt iqembu kube uShwi nomtekhala ephinde eshuthe ku cover?
@njabuloalbert1745
@njabuloalbert1745 2 ай бұрын
Uyashaya lapho mfwethu ubuza kahle kanjan
@welcomenkosinathidube7805
@welcomenkosinathidube7805 2 ай бұрын
Ngiyawuthanda lombuzo
@msizwabashangcobo6819
@msizwabashangcobo6819 Ай бұрын
Ngicabanga Kuthi iyona Lento, yokuthi Mthekala uyalilawula iqembu, uyena obeshaya 5, and akaphikiswa ufuna kuziwe ngaye kanti futhi nokucula aka mnandi kahle
@melusizitha5960
@melusizitha5960 2 ай бұрын
Asazi owadlinali😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@user-sp6do6wr8h
@user-sp6do6wr8h 2 ай бұрын
Uyabona asazi ngempela la🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@mcwaning580
@mcwaning580 Ай бұрын
Angith iqembu bekwelakhe 😂 ngokusho kwakhe
@basolanishozi8281
@basolanishozi8281 2 ай бұрын
Ngath u shwi o interviewer wena Manqele
@NamanjeBayanda
@NamanjeBayanda Ай бұрын
awumbuzanga lutho ngobudlwelwano bakhe no Jaiva
@soqhawenzima5913
@soqhawenzima5913 Күн бұрын
I yini nhloso yalento ubukeka uthatha amaside
@sibonelosboshperfect7668
@sibonelosboshperfect7668 2 ай бұрын
Shepard ndoda scela uPart 2,ngoba uShwi ugcine umbuza ngendaba kaShwi noMtekhala Awbanga usagxila kuye nje usuze umbuza ekgcinen ngemsebenz yakhe,konke njr ukuth usazobuyela yin kwiHlanganani,ngabi iNgqwele ZikaMaskandi zivala uShwi noMtekhala nah
@NduduzoManyanga
@NduduzoManyanga Ай бұрын
Cha mfokamanqele yehlisa ukuhleka ngob siyisizwe asikho happy ...baba shwi yehlisa umoya ....sajabula nithi niculel isizwe ...kodwa abaculi abahlangane kulungiswe lento Baba Hashi .Thokozani langa. Phuzekhemisi.namakhosi
@treasurencube3562
@treasurencube3562 Ай бұрын
Sibukhkhe
@maqhawemthethwa197
@maqhawemthethwa197 Ай бұрын
Umntekhala ufela ukwaz ibhizinisi lomculo , lona waz ukucula sekuyacaca leliqembu ngabe alibanga njena
@user-xu9lk2xc6m
@user-xu9lk2xc6m Ай бұрын
Uyaxova wena manqele nxiiii
@Mashobane_Nyandeni
@Mashobane_Nyandeni 2 ай бұрын
Uvuka ngolaka uma kubuzwa ngo Manyathi, Shwi akawazi ngempela amandla akhe loya mfo umtholile.
@sandilemntungwa1538
@sandilemntungwa1538 22 күн бұрын
Impela
@user-is4nb3mj7i
@user-is4nb3mj7i Ай бұрын
Shwi uyaphapha
MNTEKHALA-ASIXABANE NO SHWI,MANYATHI,MAHAWUKELA,MTHWALO ETC...
1:32:18
Вечный ДВИГАТЕЛЬ!⚙️ #shorts
00:27
Гараж 54
Рет қаралды 14 МЛН
1 or 2?🐄
00:12
Kan Andrey
Рет қаралды 56 МЛН
когда повзрослела // EVA mash
00:40
EVA mash
Рет қаралды 4,6 МЛН
NGIGA PART1-UKUSEBENZA NO MGQUMENI,JAIVA,DSD,MJIKIJELWA,SMOMOZA...
1:00:15
VIMBEPHI-UMGQUMENI,UMBHENSE,MKHULU DIKADIIIKA,GCABASHE ETC...
1:11:51
PERFECT TV SA
Рет қаралды 23 М.
So Cruel!😩 Say No To Turtle Painting🐢🎨 #catvideos #catmemes #trending
0:24
Когда покупки идут не по плану🤯
0:32
У Котика Отняли Игрушку 🥺
0:15
ДоброShorts
Рет қаралды 6 МЛН
Жаз бітетін болдығой😂
0:33
NNN LIFE TV
Рет қаралды 1,4 МЛН
Red❤️+Green💚=
0:38
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 45 МЛН