SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngenza isihluku kumfwethu owaye ngenxa yamagqubu | S1 - EP119

  Рет қаралды 64,657

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 613
@NomusaMahluza
@NomusaMahluza 9 ай бұрын
Noma ngabe wawudinwe kanjani uze umxoshise. Uyinja cc usathane awusoze wakuthola ukuphumula
@NomapheloNgubo
@NomapheloNgubo 9 ай бұрын
Wabenza ubunja kwigazi lakhe rha 5yrs yonke usokola unomfazi ngapha awukwazi kwenza nex ngenxa kasisi wakho
@nokulungambalie2178
@nokulungambalie2178 9 ай бұрын
Uwusathane ntombazane Ezakho izingane zidla kahle umubulale ephila umfowenu noma engenza noma yini ngawe awusuye umuntu
@nonhlanhlajane3446
@nonhlanhlajane3446 9 ай бұрын
Ukhohlakele dodi yo sisi
@yolandatatase2928
@yolandatatase2928 9 ай бұрын
Ukhohlakele Loma rhaaa
@ayandazikhali6315
@ayandazikhali6315 9 ай бұрын
Akengithi nami uyinja awusokthola ukphumula
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 9 ай бұрын
Cha Sisi uyawathanda amadoda 😱 uncamela ukuvusa amagqubu ngendaba yokuthi uBhuti wakho wayekuhlenga ebafaneni😢 awusaboni ngani ke Ukth wayekufisela okuhle Uma ekwazi ukukuceba ukuze ushaywe nakhu phela usekwaze nokukufaka emsebenzini wakhe just because wayekufisela okuhle ai xem uyinja wuuh this is so heartbreaking, ai niyamuSever uSathane yooh
@nomvulakhoza3056
@nomvulakhoza3056 9 ай бұрын
Uyinja mgodoy wentombazane uyinja kasathane nomona
@SiyaMsweli
@SiyaMsweli 9 ай бұрын
😂😂😂
@seramedonald5867
@seramedonald5867 9 ай бұрын
Yoh yoh yoh 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@buyisiwesilindokuhle8872
@buyisiwesilindokuhle8872 9 ай бұрын
Inja nja losisi shem
@MlandvoMndzebele-gb3dm
@MlandvoMndzebele-gb3dm 9 ай бұрын
😂😂
@lindokuhlefrederickhlongwa8115
@lindokuhlefrederickhlongwa8115 9 ай бұрын
Ukhohlakele Sisi wabantu,unenhliziyo embi isidalwa.
@britishpoundentertainment8656
@britishpoundentertainment8656 9 ай бұрын
Cha uyinja mfazi unonya usathane uqobo😢😢😢😢😢😢isihhogo sikulindile nxaa
@nkosinzama4950
@nkosinzama4950 9 ай бұрын
Sengyabona yinindaba athi umuntu: "Soze ngifake umuntu wasekhaya lapho engisebenza khona"
@phumlanindlovu-rp9ux
@phumlanindlovu-rp9ux 9 ай бұрын
Kuya ngokuthi niphathane kanjani ekhaya nibe nizalwa ndawonye..
@triston9618
@triston9618 9 ай бұрын
​@phumlanindlovu-rp9ux kodwa umfowenu akufake umsebenzi, akufundise nomsebenzi, bese wena uyamxoshisangoba niseyingane wakuceba ukuthi ukubone nomfana😳😳😳😳😳😳really? Haibo
@samuelmbokazi2318
@samuelmbokazi2318 9 ай бұрын
Mine ngifundise umfowethu muva wabona ukuthi ngithanda ukwenza kanti angikwazi
@nosimilozulu5496
@nosimilozulu5496 9 ай бұрын
Uyanginyanyisa nje loCc
@sirryjmsiyane1491
@sirryjmsiyane1491 9 ай бұрын
​@@phumlanindlovu-rp9uxuzokwazii kanjarni ukuthii ayikho into enake naxabana ngayo wakubambela igqubu?
@DOMINICABIGGARS
@DOMINICABIGGARS 9 ай бұрын
She must go to work and clear the brothers name
@sweetnessmabuela9317
@sweetnessmabuela9317 9 ай бұрын
Sikwiintsuku zokugcina, ngenelela Jehova kubuhlungu ngempela😭😭😭
@BusisiweNdlovu-z3s
@BusisiweNdlovu-z3s 9 ай бұрын
Dadewethu into owayenza kumfowenu ayiyinhle neze. Yenza ubulungiswa hamba ubatshele emsebenzini iqinso wena uyeke umsebenzi abuyele yena ngoba vele wena wafakwa
@NomthandazoNxasane-mt2cs
@NomthandazoNxasane-mt2cs 9 ай бұрын
Haw ntombazane yena ekusizile wakufaka emsebenzini unesono phambikwa kNkulunkulu haw mtholele wenake umsebenzi kuze uThixo abone kthi uxolisa okwempela ngykwesaba yoshadakuphe unje weee​@@tholakelephungula5695
@mandla49
@mandla49 9 ай бұрын
Yiqiniso lelo usisi akahambe ayogeza igama likabhuti wakhe emsebenzini.
@PatelSalman-y7b
@PatelSalman-y7b 9 ай бұрын
Yes hamba cc uye emsebenzin uyokhuluma iqiniso...kdwa ke nawe ukhohlakele boo 🤮
@AgreementSiziba-ze9ve
@AgreementSiziba-ze9ve 9 ай бұрын
CC into oyenze umfowenu ayihlambulukanga ngcono uthathe umfowenu uhambe naye emsebenzin wakhe uyechaza ukut nguwena owamxoshisa . Umfowenu athathe umsebenzi wakhe wena uhlale phansi umfowenu sengaxola
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr 9 ай бұрын
Ele makabuyele e msebenzi I ayobatshela iqiniso man sies!
@User-g5g3f
@User-g5g3f 9 ай бұрын
Angambulala umuntu lo sisi..... Isitha sihlezi siduze
@malulu366
@malulu366 9 ай бұрын
hmmm kwaze kwanzima emhlabeni, sizothemba banike😔
@ThandekaMtolo-ds1hm
@ThandekaMtolo-ds1hm 9 ай бұрын
Love them all but trust no one, uqalekisiwe othemba lakhe likumuntu ubusisiwe othemba lakhe likuNkulunkulu lingiNkulunkulu
@alinahdabula5099
@alinahdabula5099 9 ай бұрын
Ai futhi nkosyam😢
@VusumziGono-s1b
@VusumziGono-s1b 9 ай бұрын
Yini utamazi lomntu wambiza ngomgodoyiiii
@PhiliMbele
@PhiliMbele 9 ай бұрын
Ungcolile cc wam ufanel isihogo ayikho into ongayenzel umuntu emhlabeni😢😢😢😢
@BhekisisaMahlangu
@BhekisisaMahlangu 9 ай бұрын
U cc akahambe ayo khuluma emsebenzini abuyisele umsebezi kabhuti
@thulelenimajola9830
@thulelenimajola9830 9 ай бұрын
True coz ukuhlangana nomndeni ngeke kumbuyisele emsebenzini
@SinikoShabalala
@SinikoShabalala 9 ай бұрын
Yaz ngezwa kuhlengezel izinyembezi😢😢😢 yinja lo cc.
@ThandieMchunu
@ThandieMchunu 9 ай бұрын
Waze wakhohlakala hamba uyozirepoter msebenzini ngcolisa Gama labrother wakho yikho engawutholi umsebenzi wangcolisa Gama lakhe kuhle ngoba uzivezile isifundo kuthi ngamfaki umuntu was ekhaya msebenzini
@PatriciaMabuya
@PatriciaMabuya 9 ай бұрын
Kahle kahle uyathakatha wena ntombazana bowungamdlisa noshevu lobhuti wakho
@FikileDuma-mp6pw
@FikileDuma-mp6pw 8 ай бұрын
Ukhohlakele locc kubi kubuhlungu uyathatkathaka yooo unenhliziyo embi
@CelaniMankwalikhoza-wi5th
@CelaniMankwalikhoza-wi5th 6 ай бұрын
Yooo kwabuhlungu
@NonhlanhlaCatala
@NonhlanhlaCatala 9 ай бұрын
Mgodoyi inja lwabishi mfene mbongolo uyizenze iyokujikela Wena mbuzi lento owayenza mxm usambiza ngomntaka ma ngulube ndini😊
@khanyicele3688
@khanyicele3688 9 ай бұрын
Sisi,help him to start a business azokwazi uku supporta umndeni wakhe ngalo.
@SindiTshuma
@SindiTshuma 9 ай бұрын
Wayeku protector nje ebafaneni umfowenu
@StembileJs
@StembileJs 9 ай бұрын
Yebo sonke sikhule kanjalo besishaya obhuti
@lungilepatiencemahlalela9666
@lungilepatiencemahlalela9666 9 ай бұрын
@@StembileJs Besishaya bephinde bejole nabangani bethu of our age or younger
@ThembalethuNokuphila
@ThembalethuNokuphila 7 ай бұрын
Sonke emakhaya obhuti bethu bayasilwisa masijola hhay ngoba besizonda kodwa ngokisivikela
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 9 ай бұрын
Eyyyyyiiiiii bakhohlakele Abantu besfazane inzondo ejule kanje ngomfowenu nalapho wayesiza ebalekela ukuthi ube yidosha labafana wadlula lapho wakupha isinkwa uyinhlononi yomuntu kahle kahle 😔
@phumlanindlovu-rp9ux
@phumlanindlovu-rp9ux 9 ай бұрын
Angimsoli mina ubhuti.. That's why eminye imizi ihlupheka.. Aay ngoba kufanele kungenxa yabo-Aunty bethu abazalwa nobaba bethu. Umona imindeni eminingi.🤞
@mandlamtshali2846
@mandlamtshali2846 9 ай бұрын
Usuyakhumbula ukuthi nazalwa nobabili , ngenkathi umxoshisa awukucabanganga lokho cha ngeke ungene ngisho elezinja izulu nxx
@SandileKhoza-i2i
@SandileKhoza-i2i 9 ай бұрын
Igazi lakho pho,kanti kunjan emhlabeni🙀🙊
@JusticeShandu
@JusticeShandu 9 ай бұрын
Kuhlungu khona kwadwa bft bathi kufuna ulwamkele uxolo ukuze nawe uzoxolelwa akekho ongenaso isono
@NonhlanhlaMoungose
@NonhlanhlaMoungose 9 ай бұрын
Ungazikhohlisi wesisi uzokuzonda kubuhlungu kabi ukungasebenzi ekubeni uxosshisiwe 💔
@sindiprudencekhanyile
@sindiprudencekhanyile 9 ай бұрын
I wish ubhuti wakho ethi inyanga nenyanga mnike imali yesalary ngoba wamxoshisa.
@NomusaBeatrise
@NomusaBeatrise 8 ай бұрын
Ubhuti bekumele mpela awufune la nyangazonke
@ThembalethuNokuphila
@ThembalethuNokuphila 7 ай бұрын
Very true
@SimphiweZondo-v6e
@SimphiweZondo-v6e 9 ай бұрын
she must also confess at work
@syandamakhanya4042
@syandamakhanya4042 9 ай бұрын
Yes maybe that can him get his job back.
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 9 ай бұрын
😢😢😢 ei nkosiyami futh akakwenze
@userNompilo
@userNompilo 9 ай бұрын
😢😢yha ne akakhulume ndawo zonke
@KhayelihleMzolo
@KhayelihleMzolo 8 ай бұрын
Nkinga leee
@duplessisvervoer494
@duplessisvervoer494 8 ай бұрын
Injalo😢
@abigaildlamini7921
@abigaildlamini7921 9 ай бұрын
Hamba uyosho emsebenzini ukuthi uwena owamxoshisa ngento angayenzanga 😭😭😭😭
@calalinifakude3422
@calalinifakude3422 9 ай бұрын
Awusacabangeli izingane zakhe nenkosikazi yakhe wena uyasebenza ingathi uJehova angaphendula
@bhojoh777
@bhojoh777 9 ай бұрын
Well done gathering the courage to confess sisi. Engathi singaphuma isisombululo uma senihlangene njengomndeni kodwa engikubonayo kumelwe siqale siphume kuwe ukuthi mhlawmbe uhhafu weholo lakho liye kubhuti ngoba ufakwe uwe kulesi simo. Akukho ukusekela impilo ngaphandle kwemali. Nawe zixolele ufundise abanye ngomthelela wokwenza izinto ngentukuthelo.
@NompumeleloZondi-h1m
@NompumeleloZondi-h1m 9 ай бұрын
Ngaze ngabuhlungu bakithi hamba cc uyosho emsebenzini ngakento balazi iqiniso phinde umnike imali ebhekile yokumxeohezela ukuze ahlise ulaka umfakrle nezifo ubhuti wakho ngalesisimo useyadakwa ngoba unestress angashiwa nawumfazi ngoba engasakwazi ukondla ngenxa yakho yoo ngiyasesaba usibindi onaso ngenxa yomqomo into edlulayo le wawdlala istage . Wena ufuna ukuxolelwa kodwa wena awumxolelanga ubhuti usumdala ukuthi wakuceba nhliziyo yomthakathi
@NolulamaNdlangisha
@NolulamaNdlangisha 9 ай бұрын
Sathani wenja Kodwa sisi umfowenu ekufake emsebenzini mgodoyi
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr 9 ай бұрын
Hayi cc sies ukhohlakele man,,,, akuna mag ubu niks,,, wawuphethwe nje Hu Mona,,, ufana no Kaine man sies!
@orahndumela3431
@orahndumela3431 9 ай бұрын
The company must reinstate the brother and gave this lady arrested. Kwabuhlungu.
@SinikoShabalala
@SinikoShabalala 9 ай бұрын
Aw nizalana pho nilamana😢 ngiyamesab umuntu wesfazane.
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s 9 ай бұрын
Uyathakatha cc.futhi awunamahloni,nalento nje oyikhulumayo ukuthi beniyixabanela yinto nje ekhona kuyoyonke imideni,uxola ngesikhathi esirong ngoba umoshele impilo yakhe kakhulu phezu kokuthi wancama waze wakufaka nasemsebenzini,kodwa kuwe cc kuyoza noma enganeni zakho sekuphindaphiwe
@PatriciaMabuya
@PatriciaMabuya 9 ай бұрын
Wena sisi zama ukubuyisela ubhuti espanini then uzolutholo uxolo
@lungilepatiencemahlalela9666
@lungilepatiencemahlalela9666 9 ай бұрын
Ayosho iqiniso emsebenzini
@zanellesun1534
@zanellesun1534 8 ай бұрын
Noma yena uBhuti aziyele yena ayosho emsebenzini...
@NonjabuloDlamini-h3c
@NonjabuloDlamini-h3c 9 ай бұрын
Waze wonakala cc ngiyaqala kuzwa ubuhlungu obunjena ngaze ngakunyanya ngingakwazi 😢😢😢
@bongiwengwenya62
@bongiwengwenya62 9 ай бұрын
Ufanini vese Lona nxe
@thulelenimajola9830
@thulelenimajola9830 9 ай бұрын
Ubuti wakho pho cc weee ukhohlakele shame ukhohlakele,, qede usugijima uzocela uxolo obolile la nxaaa
@Gcite-yk7gm
@Gcite-yk7gm 7 ай бұрын
Into ebuhlungu ngaloludaba uzothola ukuthi wafuna kujola kahle emsebenźini angasabi hlazo😢..... Mantombazane😢
@thandimthemba4214
@thandimthemba4214 9 ай бұрын
Waze wasenza isuhluku cc
@britishpoundentertainment8656
@britishpoundentertainment8656 9 ай бұрын
Good bhuti phuma kulenya
@KhangyNtombela-pg2li
@KhangyNtombela-pg2li 9 ай бұрын
Ingqondo awnayo cc,ukuxolisa kwakho kuzombuyisela yini emsebenzini or it's just ukuzikhulula wena.wa.bulala iksasa lomfowenu owakusiza kangaka.
@SarahMthimunye-v3m
@SarahMthimunye-v3m 9 ай бұрын
Mawuphume wena emsebenzini kungene yena emsebenzini kuyobayilo uqolo uyoqela leloqolo emsebenzini
@NonkululekoMkhize-p5v
@NonkululekoMkhize-p5v 8 ай бұрын
Unenhliziyo embi ntombazane yooooo, sonke sakhula sishaya emakhaya, kodwa ngibathanda kakhulu obhuti bami babefuna ngiqome into esile
@britishpoundentertainment8656
@britishpoundentertainment8656 9 ай бұрын
Stufuza Vala umlomo usathane akajeze ungamncengi lo bhuti akadingi kuxola😢😢
@ziningingwabi2881
@ziningingwabi2881 9 ай бұрын
Uyingozi wentombazane😢 wonke amalunga omndeni wakho awaphephile la kuwena
@VuyiswaMphandle
@VuyiswaMphandle 9 ай бұрын
Yhoooooo ngeke ndiyenze mna lonto ndize ndimxoshise emsebenzini unqabe kanje hayi unentliziyo embi . Vele nje xa nizalwa ndawonye akwenzeki ningaxabani kodwa sowungaze ubuyisel kanje kubekephi ke emntwini wangaphandle shuthi ungambulala cc . Lungisa lontliziyo cc usazokwenza okukhulu. Ngba Blood is thicker than water nabethu obhuti babesishaya kodwa andisoze ndimzonde kanje .🤞🤞
@SindiTshuma
@SindiTshuma 9 ай бұрын
Ulenhliziyo embi cc l think uyathakatha umfowenu ukuyakhuphula wena uyamxotshisa emsebenzin
@sibongilemsimango-pz5yw
@sibongilemsimango-pz5yw 6 ай бұрын
I'm speechless ingane kamama no baba wakho haaa unehlazo sisi ngiyakwesaba
@thobekani60
@thobekani60 9 ай бұрын
Akukho magqubu la. Wena uyilenhlobo efuna kusebenze yonayodwa kubo kukhothanyelwa wena kuphela ufuna kube uwena kuphela onamandla ekhaya ubulwane nje lobo lento inyanyisa kwamina ngingahlangene nayo😒
@mazet-tm4wz
@mazet-tm4wz 8 ай бұрын
Uqinsile nje nomona lona akho gqubu apha mnxm
@ThembalethuNokuphila
@ThembalethuNokuphila 7 ай бұрын
Umbulale ephila umfowenu😢
@PatriciaMabuya
@PatriciaMabuya 9 ай бұрын
Noma ungadinwa kanjani kodwa igazi lakho pho aaay ngiyakuzonda sisi ukhohlakele kabi
@nelsonsonJackson
@nelsonsonJackson 9 ай бұрын
Haw haw haw sengikubone konke noma senginga liflathela leli
@QamataShange
@QamataShange 9 ай бұрын
No comment. Kubi wakhula STUFUZA syabonga the way you handle our problems, yes all what we see and listen to it it is made by us we have done it. The most impotent people in my life and judgement is those who are clear that whatever that you've done in secretly it also come in the open. I respect those who come in the open for their dirty spirits umoya wezikhova. Because kunabantu abasizondayo abasihluphekisayo who make sure that we suffer and they enjoy seeing us pulling hard in life and living miserable life because of what they did or say about us. You bantubakity. Mina akukho neyadwa umuntu owangenza kabi ecashile owake walahlwa unembeza axolise. Instead bonke basangizonda namanje. From egazini lami to ebantwini bangaphandle. Uyazi njengoba ngibhala lana lokhu okuwondene nami ngihlengazela izinyembezi. Ngithi mina oxolisayo akaxolelwe noma kungelula kodwa please know that when you forgive a person you are a hero beautiful in the process you are forgiving yourself. In this country we forgive people who killed so many of us ngesihluku. But the leading organisation took firm decision to for give our oppressors who brutally maddered us. That set example by forgiving people who still hate us and they're the one's that make us look so bad and they're also waking hard to divide us but sizonqoba ngiba sanqoba okungaphezu kwalengwadla esibhekene nayo nganxa yabacindezeli. Ngojhoke mina this is my opinion of which it's deep it's not a child's play to forgive your enemy as we forgiven our worst enemies in this country. So let us leane to forgive one another. Khuphuka STUFUZA khuphuka❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ AMANDLA BLAQLIFE TV........... please the storie of intombazana yakwamashu eyabophisa usoka layo lama drugs ngyacela ningaphinde nivume umuntu ozoxolisela ukuthi afe abulawe ngenxa yokucela uxolo ngoba u antie wayevutha so angeke ucele uxolo kusathane ongenandaba ukuthi lezizidakamizwa zibulala izingane zabantu ngyabonga mina dututuruh
@sibhekinkosindlovu5276
@sibhekinkosindlovu5276 9 ай бұрын
Lento ikhona siyaphila ngiyayazi mina. Umfowenu akuzonde akuzondela ukuthi ubuthandwa ngumzali ekuthandela izenzo ezinhle wena ngazi. Uhlale iyibuza ukuthi kanti yini ngomfowethu ngimthanda kangaka ngimenzela yonkinto njengabanye abafowethu. Abese phahluka nje athi ya vele wena wawuthandwa ngubaba that's why into zakho zihamba kahle. Mesabe umuntu and don't take actions for granted, they are real stru
@NomfundoManqele
@NomfundoManqele 19 күн бұрын
Actions..... Actions...... Actions 🙏💔
@SibusisoKhoza-b3r
@SibusisoKhoza-b3r 9 ай бұрын
Indoda yalosisi ayiphephile uma ekwazi ukwenza into enje egazini lakho. Uma umuntu ekuxoshisa emsebenzini kufana nokuthi ukubulele uphila
@NomasontoMthiyane
@NomasontoMthiyane 9 ай бұрын
Waze waneshluku ebeyena wakufaka😢😢
@SibuyileDube
@SibuyileDube 9 ай бұрын
UCc makahambe ayebatshela emsebenzin ukuthi ucelubhuti aphindele emsebenzin ngoba wuye owamkhuphisayo yikho azoxola uBhuti ngeke axole esokola
@thabaniinnocent9569
@thabaniinnocent9569 9 ай бұрын
Ubunja lobu akenzanga lutho wavukwa umona
@NOWINILENCAPAI
@NOWINILENCAPAI 9 ай бұрын
Ubuthakathi lobu obenzile cc yeeses ubhuti wakhopho ungcolile maan
@NomusaMahluza
@NomusaMahluza 9 ай бұрын
Uwumthakathi kunyanya mina akumele akuxolele wena unomona nje kuphela doti
@pastorekletsoalo5682
@pastorekletsoalo5682 9 ай бұрын
Skhohlakali Sathani sies.
@MzwandileNgwazi
@MzwandileNgwazi 9 ай бұрын
Waze wanesihluku cc wabantu,ubhizi ulokhu umbiza ngobhuti kodwa wakwazi ukwenza ubusathane obungaka kuyena
@bhekindimande
@bhekindimande 9 ай бұрын
Stufuza uboke ungene escathulweni somgilwa.kwesinye iskhathi. Ungachemi nomenzi always
@Football-uk6fl
@Football-uk6fl 9 ай бұрын
Akayo confess emsebenzin, baxoshe yena kufakwe ubhuti emsebenzin. Vele uyawazi nje. Axole kuleyo condition ke.
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 9 ай бұрын
Exactly indabayoxolo masimbalonto akambuyisele msebenzini
@thokozilesibiya202
@thokozilesibiya202 9 ай бұрын
Yimbi into oyenzile cc, inhliziyo yakho inonya ungabambela kanjani umfowenu amagqubu iskhathi eside kanjena
@MantoeShangase
@MantoeShangase 3 ай бұрын
Wayenza into ebhlungu gogo ndini 😢😢😢😢😢😢😢hamba uyosho emsebenzini khona ezobuyela
@Zintlle
@Zintlle 9 ай бұрын
Uyathakatha, kub'hlungu lobuthakathi abuzogcina ngawe, abantwana bakho bazothakatha njengawe, usingenisile isiqalekiso
@BulawayoCelebritytv
@BulawayoCelebritytv 9 ай бұрын
Yikho sithwala ngani lina bantu bomdeni ngoba liyizinja
@NomapheloNgubo
@NomapheloNgubo 9 ай бұрын
😂😂😂😂futhi nje
@PhumlaMkhandlwana
@PhumlaMkhandlwana 9 ай бұрын
Vele ingakho nje vesena nje uthwale ngalezinto
@pinkydlamini9414
@pinkydlamini9414 9 ай бұрын
😂😂😂😂hayi bo
@mbalimajola.2294
@mbalimajola.2294 9 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@NozwakeleCynthia
@NozwakeleCynthia 9 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@SiphesihleFakude-x7j
@SiphesihleFakude-x7j 9 ай бұрын
Uyisikhohlakali cc umfowenu pho😮
@fundiswamendu1307
@fundiswamendu1307 9 ай бұрын
Yhuu wamenzela inkohlakalo buti wakho cc yini .Yena wayengafuni udlale ebafana. Wakufaka emsebenzini e bonise uthando kuwe . Yhuu khohlakele ubushaywa ngabazali kodwa wenza ububi kuye ngento eyedlula yhuu uyi skhohlakali wee cc . Ubabona belalala betye amabona ndenzeni yhuu haa ana cc chii
@NoziphoNxele
@NoziphoNxele 9 ай бұрын
Awukho ryt Haw mtana kamamakho ungcolile kumele u sindiswe wazane no Jesu
@LindokuhleMthethwa-n1i
@LindokuhleMthethwa-n1i 8 ай бұрын
Unosathane cc unkulunkulu akubusise futhi kabuhlungu
@MpumzaKhumzo
@MpumzaKhumzo 9 ай бұрын
😢😢 yooo angikaze ngiyizwe intenje Waze wabuza kahle Stufuza wam imibuzo yakho yenza umuntu agonyuluke konke
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw 9 ай бұрын
Ngyawusaba umndeni kakhulu ungcolile kabi,nami
@NqobileKhoza-fb1kk
@NqobileKhoza-fb1kk 9 ай бұрын
waze wakhohlakala cc wenza into ebuhlungu kangaka kubhuti wakho nizalwa ndawonye😮😮
@DelisileXaba-vq7en
@DelisileXaba-vq7en 7 ай бұрын
Ayi sisi awulungelwanga nje ngeke wayekuvikela umfowenu wena ngenxa yokudlebeleka wabona okungesikho awu ngeke nje ngabafowethu haaaaa unkinga nje leyokungafuni uousolwa 💔💔💔
@jeminarankali9030
@jeminarankali9030 9 ай бұрын
Cc you need to tell them at work if you want to help your brother. You are so heartless shame.
@BathobileNgcobo
@BathobileNgcobo 9 ай бұрын
Siyimbokodo izinto esizenzayo ziyasabisa, hawuuu cc wambulala umfowenu ephila
@ncumisancumisa7961
@ncumisancumisa7961 Ай бұрын
Ungcolile cc wam ibuhlungu into oyenze kubhuti wakho kunzima kangaka ukuthola umsebenzi ngk.
@nokuthulasibande33
@nokuthulasibande33 9 ай бұрын
Can we remember to like the video bahlali shem
@saunomotif7366
@saunomotif7366 9 ай бұрын
Thank you for the reminder
@lindelaninzima2602
@lindelaninzima2602 9 ай бұрын
Sizokwenzenjalo Nokuthula. Siyabonga ngokusikhumbuza
@MakyZulu
@MakyZulu 9 ай бұрын
This is whitchraft at its best.uthatha into yobuntwana uyisebenzisa sesikhulile.
@BonganiMakhoba-t1w
@BonganiMakhoba-t1w 8 ай бұрын
Hai cha ukhohlakele ungambulala umuntu uyisikhohlakali ubhuti wakho pho sies angeke ukuthole ukuphumula
@nkanyisodlomo3747
@nkanyisodlomo3747 9 ай бұрын
Angifuni ukungasho umthakathi sisi wabantu
@WilmotPityana
@WilmotPityana 9 ай бұрын
Eeesh Nkosi yam ubhuti wabantu makatholiswe Bandla umsebenzi kunzima ungasebenzi embeni uyi Ntoko yekhya
@sibusisomfanuwakhe5024
@sibusisomfanuwakhe5024 9 ай бұрын
Uxoshisa umuntu okfake emsebenzini 🙌cha unesibindi uyathakatha straight
@zanelemvelase-rg8ej
@zanelemvelase-rg8ej 9 ай бұрын
Ukhohlakele bandla angfunukngasho ur own blood brada aze akfake msebenzini ngoba ekthanda nalapho ekukcebeni wayevikela wena ebafaneni ungusathane streit 🤞🤞
@saneleradebe5820
@saneleradebe5820 9 ай бұрын
Uyinjaa shme sis wabantu
@sibongilemoyo2700
@sibongilemoyo2700 9 ай бұрын
Umfowenu pho cc hayi boo uvumelani usathane adlale ngawe
@mpumempumelelo5347
@mpumempumelelo5347 9 ай бұрын
Yingakho kuthiwa ungaphindiseli okubi ngokubi.ngoba ekugcineni awukutholi ukuphumula.okungenani yekelela kuMdali konke🙏
@senzenishinda7554
@senzenishinda7554 9 ай бұрын
Kabuyele emsebenzini ayebatshela iqiniso lo sisi nambisele emsebenzini
@dladlamitchel7277
@dladlamitchel7277 9 ай бұрын
Ubambelela kwi past yakho uze wenze into ebuhlungu kanje kubhuti wakho ekubeni ekufake emsebenzin nga wayekuzonda ngaleyondlela wayengeke akufake nasemsebenzini chaa inhliziyo yakho imbi cc😢
@SihleMoyo-yy7mm
@SihleMoyo-yy7mm 8 ай бұрын
Ye ulesibindi situfuza mina bengiyokhala every day angikhoni kumelana lazo imfihlo ezibuhlungu kanje
@ThuliyThandeka-qh7it
@ThuliyThandeka-qh7it 9 ай бұрын
Awkodwa cabanga kabili before wenze into buka manje uyazisola kusangenzeka akuzonde impiloyakho yonke yaz thandaza cc kuzolunga
@dududoreen51
@dududoreen51 9 ай бұрын
Uyinja cc ngeke uNfowenu pho ngento endala unegqubu bo engabe ukhonzaphi ubhut wakho angyizwa kahle I wish uyamondla loBhut wakho nomnden wakhe,
@DanisileDludlu
@DanisileDludlu 9 ай бұрын
Yazini cc umona nenzondo kufikela wonke umuntu xem xolisa kubhuti kuzolunga
@MbaliMbali-vp9ue
@MbaliMbali-vp9ue 9 ай бұрын
Wathula iskhath esngaka Sfebe ndini, well hamba nase msebenzin uyo confessor awulunganga wena doti
@NomusaMbambo
@NomusaMbambo 9 ай бұрын
Sisi you need to confess at work bekwazi ukubuyisela uButi emsebenzini
@samkelisiwentombifuthi7781
@samkelisiwentombifuthi7781 9 ай бұрын
Hhaybo cc yooh into ebuhlungu kanje kodwa cha ukhona
@SimoLembede-g7o
@SimoLembede-g7o 9 ай бұрын
Yoooh ubolile sisi ngobufebe nje ungaze umushe impilo yomuntu kabuhlungu kanje
@LondiweSicebile
@LondiweSicebile 8 ай бұрын
Mbuyisele emsebenzini mawufuna izolo abenesinkwa sengingane zakhe naye chaa cc unenhliziyo embi
@nosimilozulu5496
@nosimilozulu5496 9 ай бұрын
Awuuu ukhohlakele Cc hhay ukthini,wonakele nje 😢😢😢islima nje somuntu
🎈🎈🎈😲 #tiktok #shorts
0:28
Byungari 병아리언니
Рет қаралды 4,5 МЛН
Ubungozi bokuthandana noMfazi woMuntu
12:51
SiyaVusana Podcast
Рет қаралды 13 М.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngabulala umfwethu! | S1-EP1
20:49
Blaqlife TV
Рет қаралды 278 М.
ubhuti wami udlwengulaingane yami yomfana
24:29
THULELENI TV
Рет қаралды 44 М.