SINGAKUVIKA KANJANI UKUJOLELWA ABAFAZI BETHU?

  Рет қаралды 7,304

KNAPP FILMS

KNAPP FILMS

Күн бұрын

#KwaziNsele #Podcast #Maskandi

Пікірлер: 40
@user-yc8rn4yb1i
@user-yc8rn4yb1i Ай бұрын
Akudingeki uze ufihle umzimba uze unga shelwa. Ingwadla yingwadla mdalwa unngeke uyi shinshe.. MBata or no Bata umzimba. Jehova siza lana 🙏🙏
@ZodwaNdzimande
@ZodwaNdzimande Ай бұрын
interesting topic .akuve ngingaphuthi ukunilalela ❤
@phaphamanimenzi2092
@phaphamanimenzi2092 2 ай бұрын
1. Abazi ukuth bajolelani noweslisa ngokunjalo 2.imizi yobaba ayibethelwe iqiniswe... ngyaphela lapho uzozwa onendlebe
@muduo44
@muduo44 Ай бұрын
Inkinga yaqala Uma abeLungu besishaya ngendlala bakhipha abafazi endlini ukuze bayosebenza. Umuntu wesifazane akufanele aphume egcekeni ngomthetho ngaphandle kukayise, umfowabo, umyeni wakhe noma indodana
@nokuthulangobese3039
@nokuthulangobese3039 Ай бұрын
Yabona ngane yakwethu leyokuthi idalwa ukuthi sesiyasebenza ngiyayiphila ngoba ogogo babengasebenzi kodwa babejola beze bezale ngala bahleli full time ekhaya, so nje kuyangesimo nangesimilo
@phumelelebutheleze3255
@phumelelebutheleze3255 2 ай бұрын
Kumnandi laykhaya😊❤
@SphaMagwaza
@SphaMagwaza Ай бұрын
ayihlehle iyikhuni ma South africa ❤❤❤ zishanesobho zombili lezinqwele ayy 🙏🏼🙏🏼🎖🎖👑👑👑
@khanyiesikhosana4023
@khanyiesikhosana4023 2 ай бұрын
Onezindlebe uyezwa..... Syabonga bafowe2
@sphephoKaLanga
@sphephoKaLanga Ай бұрын
Qiniso bhuti umuntu wesfazane impilo iqala ku40yrs and nibonaka from 40 they look beautiful nd young BAHLE 40-50 bayashisa bhe bahamba ama vacation bahle
@remandlo
@remandlo Ай бұрын
Bafowethu uthando akulona ucabsi. Our problem as black community we prioritize sex as a driver in marriage. Ngeke ingabhidliki imizi uma sigxile ocansini. Abelungu nabo banazo izifo zoshukela nokunye kodwa abajolelani uma befika kulesosigaba sokuba nama chronic. Umehluko ukuthi bona babeka uthando phambili not ucansi.
@MakotomuhlengokuzilungisaDludl
@MakotomuhlengokuzilungisaDludl Ай бұрын
Eii Yaz bht le podcast yenz ngybone ngikomuny umhlaba
@ThembekaNalediDhlamini
@ThembekaNalediDhlamini 2 ай бұрын
I love this honestly
@simphiweraymondmajola375
@simphiweraymondmajola375 2 ай бұрын
IngangoZulu ke lena bafana bakithi, idinga nithole izimpunga ezimbili ku-part 2 kebesihlebele, niyizamile kodwa le ingangolwandle...mina ngizalwa esithenjini kodwa umama nomamkhulu ubungathi amawele indlela ababezwana ngayo angizike kodwa ikhehla lami lalikwenzekanjani lokho manje naye akasekho bengizothi anicushise...imimoya yabo ilale ngokuthula.
@KwaziNsele
@KwaziNsele 2 ай бұрын
Inkulu impela ukunathi
@sinethembangcobo5433
@sinethembangcobo5433 2 ай бұрын
Imnandi kakhulu lenkulumo izinga lokucwecwa amagama nesisoka, siyabonga ukukhula kwenu nenhlonipho enkulimweni ebucayi kangaka, Kodwa futhi abanye abantu besfazane libaphelele ithemba emadodeni ngenxa yokungathembeki kwabo, indoda engaziphathi kahle nayo iyakugqugquzela ukuthi nayo ifetshelwe, also nalento yokuhamba u taster bonke abantu ugcine usunezinto eziningi oyfisayo okanye ozhalelayo osuke wazizwa ongeke uythole kumuntu oyedwa, yonke nje into eniythintile iyiyona kodwa also consider ukuthi iskhathi esphila ksona injani, there's social media, there's iynsizwa ezinhle ezikhaliphile ezinemali ezinesneke konke kunekiwe ezweni for noma ubani, kwakulula ekqaleni ngoba zonke lezinto zazingekho, that's why ubaba athi uMah angab ne foni unobhopopo nje, sibuthaka nje
@KwaziNsele
@KwaziNsele 2 ай бұрын
Siyabonga kakhulu
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 8 күн бұрын
Akukho ongakugwema mfoka Nsele ngaphandle kwakhe umuntu wesimame kulele ekutheni uziphatha kanjani yena sixu sakhe.
@phumlanishandu-kp3ii
@phumlanishandu-kp3ii 2 ай бұрын
Ei Le-episode ngyizwe engathi bengise studio...ngathi besisonk lanibabaza khona NAMI bengibabaza...kuhlazimula igazi
@thabanisosiba3674
@thabanisosiba3674 2 ай бұрын
Ezinkingeni eziningi indaba yasekemareni ningahishiyi bafwethu ngoba bayathanda ukunwaywa futhi benwaywe kahle. Lena inkonzo ebalulekile esidinga ukuzibuzayona ngamunye ngamunye ukuthi sisanelisa kahle yini ekamereni. Lombuzo masizibuzewona njalo zinsizwa zakithi
@user-wi3qz8vw5i
@user-wi3qz8vw5i Ай бұрын
I like this topic ❤
@emanuelsipho6783
@emanuelsipho6783 2 ай бұрын
Le topic iyangithunuka
@user-wi3qz8vw5i
@user-wi3qz8vw5i Ай бұрын
Usuke ungamonanga ngalutho abanye abafazi badakwa yintende yesandla
@sinethembangcobo5433
@sinethembangcobo5433 2 ай бұрын
Inkinga ey bayashela abafana neynsizwa la emnyango aykhona, yabona khona iskhathi la engangizazi kahle khona ukuthi cha ngi strong futhi ngkhuliswe kahle nje, Kodwa yabona mhlazane washelwa kahle umuntu wesfazane kuyanyiwa, exposure is the worst thing engnzeka umuntu wesfazane kwizinto ezimvulekelela kwi position yokuthi atholakale kalula, unganqaba kaw3 kodwa ayi kaw 60 or 2000 sometimes even 10 000 times
@KwaziNsele
@KwaziNsele 2 ай бұрын
Hau
@motivationlifestyle2612
@motivationlifestyle2612 2 ай бұрын
uyisfebe wena nje
@belinajabhisa71
@belinajabhisa71 Ай бұрын
Naze nakhuluma amaqiniso zinsizwa.Amaqiso wodwa
@Mandisa168
@Mandisa168 Ай бұрын
Yo enikushoyo kuyiqiniso🤞
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 Ай бұрын
Ayi Bo ngiyazicelela nami ke ngibe womunye ozokhilumela omama nomakoti nentombi nabangaganile ngoba sengiexpirience yonke leyonto pleas bafowethu pleas
@aneletshezi7098
@aneletshezi7098 Ай бұрын
Inkulumo zenu baafethu ngivuka ngazo njalo ekuseni ngiyazithanda 😊
@user-yc8rn4yb1i
@user-yc8rn4yb1i Ай бұрын
Ngile zizwe eziningi eveni loku bebetelakho, . Ne hlonipho
@maskandimedia8903
@maskandimedia8903 2 ай бұрын
Ngezwa ngijuluka😅
@MfanmpelathomasKubheka
@MfanmpelathomasKubheka Ай бұрын
Kuhle kuhle kuhle ukulalela yakhani isizwe sobaba mkhulu Isiko lukhulu zinsizwa zakitĥi
@Makhubisa
@Makhubisa Ай бұрын
✅♥️
@mdolombachannel
@mdolombachannel 2 ай бұрын
Eyi Ave nginovalo Nami lokufetshelwa yerrr🤦🤦🤦
@nomthandazozulu9569
@nomthandazozulu9569 Ай бұрын
Obani abaqala kuqala 🐯🤣🤣🤣🤣
@mumsymgwenya4885
@mumsymgwenya4885 Ай бұрын
Hhaibo guys naze nangimangalisa nitsi umuntfu wesifazane akumelanga akulungisise or akutjele mawugeja ngoba uyobe wayifundzaphi leyontfo 🤔🤔🤔 hhaikhona kahleni bo, nine amadvodza nikwati njani kutsi umfati kumele entenjani or angenti njani akuphatse njani or angakuphatsi njani😳😳, this is not 1900 le lapho yi information yayinge accesible khona, manje kunemabhuku, kunegoogle, kunema serminars and workshops for woman, kunema podcasts lasifundisako ngako konkhe nje, even intuition and self discovery as we grow umuntfu uyakhona kubona nekutiva kutsi utsandzani or akatsandzini, uma sikucondzisise kutsi akusiko konkhe loku muntfu akufundza lapho abuya khona or estradini
@user-wi3qz8vw5i
@user-wi3qz8vw5i Ай бұрын
Ey bafanabami yazeyabaluleka lenkulimo yenu esengathi bangayizwa bonke abaesemendweni nabasazoya khona
@emanuelsipho6783
@emanuelsipho6783 2 ай бұрын
I system yezwe esiphila kulo iyasishaya kakhulu buka amasulumani ayibambile into yabo
@emanuelsipho6783
@emanuelsipho6783 2 ай бұрын
Ey sengiqedile ukulalela aykhona kunzima
@motivationlifestyle2612
@motivationlifestyle2612 2 ай бұрын
isfebe siyohlala siyisfebe bhuti noma ungenzani
"uKWAZI uthandana noVELILE MAKHOBA" imagine..
1:11:10
KNAPP FILMS
Рет қаралды 569
uCansi luyisichitho ko-WESIFAZANE Ozifunelayo.
57:58
KNAPP FILMS
Рет қаралды 14 М.
Minecraft Creeper Family is back! #minecraft #funny #memes
00:26
У ГОРДЕЯ ПОЖАР в ОФИСЕ!
01:01
Дима Гордей
Рет қаралды 8 МЛН
"INDODA ENGAJOLI VELE IHLULWA UMFAZI" ~ SOMTWANA
1:57:42
KNAPP FILMS
Рет қаралды 4,3 М.
Unemployment produces substance abusing GRADUATES in SA | Kere Nyawo
2:56:06
King David Studio
Рет қаралды 114 М.
How I Got Human Trafficked In South Africa - Karabo
1:01:41
JUSTIFY
Рет қаралды 89 М.
Minecraft Creeper Family is back! #minecraft #funny #memes
00:26