Suger Mama: U Ben 10 Wami Usejola Nengane Yami Angazi Ngenze Njani?

  Рет қаралды 5,620

Emakhaya TV

Emakhaya TV

Күн бұрын

#duet #stories #ukuthwala #sugermama #ben10

Пікірлер: 125
@Thabzo514
@Thabzo514 5 сағат бұрын
Abazali abagade izingane zabo, can you imagine nje lomfana oselale nesalukazi wathatha wonke amabhadi okushonelwa yindoda kulomfelokazi!!!!
@KnosingphileDlamini
@KnosingphileDlamini 4 сағат бұрын
Shiya phansi uBen 10 uzobathola abangangawe uyakudlala
@SinethembaCareCenter
@SinethembaCareCenter 3 сағат бұрын
Phuma emfaneni mama..ubezele imali qhah
@nomcebodlamini6986
@nomcebodlamini6986 4 сағат бұрын
Kwanzima lomfana ngathi uyazixhaphazela nj...mama ungaphinde ujole nengane futhi emsebenzini akujolwa zehlisa isthunzi...lomfana wayezidlulela nje ungathola ukuthi indaba yaziwa emsebenzini..usuyinhlekisa...
@annahmotsa7182
@annahmotsa7182 3 сағат бұрын
Umsaphi umfana kakho.. Awubhuki ngani ngoba utsi unemali..Asenifundze kutihlonipha cc.. Uyakulaya lomfana.. mncane vele.. Yekela umfana..seku late kubayekelisa.. Mmuke imoto.. Kute lusito.. yekelumfana. Imali angeke imbambe umuntfu..😢😢😢.. Ncesi cc
@busisiwemalgas2882
@busisiwemalgas2882 3 сағат бұрын
U Ben 10 ukulayile mama,nifunani ebantwaneni
@yvonnemdaka3125
@yvonnemdaka3125 Сағат бұрын
Sometimes you must let the guest not hide their faces because they volunteer to come and tell their stories we want to see them 😂
@NonhlanhlaSikhakhane-ev5hp
@NonhlanhlaSikhakhane-ev5hp 4 сағат бұрын
Uthi inkinga enkulu aibo amanyala mama ihlazo phela like yeka izingane zijolo bo...that's your son -in law period 😅😅
@siphosihlemolibeli3411
@siphosihlemolibeli3411 2 сағат бұрын
Uyahlanya we mama uzibulalela ingane encane. Kush ukuthi uthanda isende kunengane zakho ngoba uzozishiya zingenamama cha awphilile
@KhulekaniButhelezi-ih2ci
@KhulekaniButhelezi-ih2ci 4 сағат бұрын
Ay mama vele wehlise umoya nje uphume kumfana lowo uyeke indodakazi ngoba kuzobanzima ukubahlukanisa futhi kodwa ungalokothi ke uzibulale awone lutho mama khululeka kodlula nje yeka lomfana ngoba kulukhun ukubahlukanisa
@gugwanamseleku4422
@gugwanamseleku4422 55 минут бұрын
Kwenzenjani o mama abadala bediza ngemali ko-Ben 10 . Hayi bo anitholi sifundo kodwa. Uyasho nokuthi ungamzala. Mdedele aqhubeke nengane yakho ngoba bakwi same age
@shemaneexpressdeliveriespt8869
@shemaneexpressdeliveriespt8869 2 сағат бұрын
Xola mama awukho wedwa, iningi loMama libhekene nento efanayo. Hlambulukela indodakazi yakho nixoxe nje ngabangani...
@sivuyilemphoco7325
@sivuyilemphoco7325 2 сағат бұрын
Sacela ningnike inumber yalo mama, ngike ndimluleke ngenye indlela... 😅😅❤❤
@thandothuthani4676
@thandothuthani4676 Сағат бұрын
yeeeheeeeeniboooo😮uzibulalele uben10 nje qha hayi inganekwane ninazo maniyekwe
@SifisoMhlongo-cb6dd
@SifisoMhlongo-cb6dd 10 минут бұрын
Ayikho leyo nabewenzani mama thola intanga zakho pls.
@ThandazoMsane
@ThandazoMsane 3 сағат бұрын
Yalayeka ufunani nganeni
@zoliswadeki2489
@zoliswadeki2489 Сағат бұрын
Phuma mama kulo Ben10 ungeka nzakali ngokwasezi mali apha
@KhulekaniButhelezi-ih2ci
@KhulekaniButhelezi-ih2ci 4 сағат бұрын
Inkinga ke mama uzobahlukanisa kanjan zama ukuyeka lomfana nje ingakagcwali emphakathin kuzodlula isthunzi sakho sizoqhubeka
@SimonSoja
@SimonSoja 3 сағат бұрын
Molweni eMakhaya TV mna I do understand imizwa kamama kodwa makavele axole ngoba kungenzeka yintlela umyeni wakho afunela ngayo indodakazi umyeni oqotho ncese mama
@brianmavundla-h7r
@brianmavundla-h7r 4 сағат бұрын
Noma ngabe awuwuthandi upart 2 kule episode kuyaphoqa ukuthi ube khona.Part 2 pliz
@Nelisiwemkhize-b4r
@Nelisiwemkhize-b4r 2 сағат бұрын
Waze wakudlala ben10 mama bayeke futhi ngazibulali zama emakhehleni bakithi
@thandididiza5714
@thandididiza5714 4 сағат бұрын
Haaaibo mama bheka intanga zakho pls
@yvonnemdaka3125
@yvonnemdaka3125 42 минут бұрын
Hayi wena mama why do you think of killing yourself because of ben ten , leave him for your daughter , just try to find someone of your age and love him 😍
@milisalisa6583
@milisalisa6583 3 сағат бұрын
Hayi bo mama ungaze uzibulalele umntwana omncane kuwe.We salukazi usile bo yhini sukugeza umdala.Phuma ebantwaneni awunamahloni ithini indoda yakho la ikubuke khona amanyala anje.Ngathi angakupokela sikhohlakali ndini
@khethandaba4607
@khethandaba4607 4 сағат бұрын
Nazoke Ben 10 hats off to him
@SthaeNyathi
@SthaeNyathi 2 сағат бұрын
Mama ntshela umntanakho iqiniso, after that niphume kulomfana niqhubeke lina nomntanakho. Umfana kalunganga and sumuphe nemali yendoda eish umnike imali yabantwabakho uyisilima
@rosemsibi6353
@rosemsibi6353 3 сағат бұрын
Sisi phuma kulomfana uyasho ukuthi omncane uzokwenzani wena ngoba umdala kuye indondakazi yakho yintanga yakhe. Anikhathali ukudliwa ngabafana izimali zamadodenu. Lomfana akakuthandi ufuna imali le yendodakho kuphela. Phuma kuye please 🙏
@NomfundoMahlaba
@NomfundoMahlaba Сағат бұрын
Uyalunga gogo 😂😂😂baphi ontanga bakho😄😄
@mandla49
@mandla49 4 сағат бұрын
The action you can take, fonelani umfana kodwa ningamvezi umama nimbuze ukuthi uyayazi yini intombazane, uyini nayo. Uzosho umfana ukuthi ngiyamazi siyathandana mina naye. Akekho umfana ongafihla intombi yakhe ayithandayo.
@rosemsibi6353
@rosemsibi6353 3 сағат бұрын
Uzobe u solve ini uma uzibulala . Awcabangeli abantwana bakho kantunjani. Phuma kulomfana mncane ufuna intanga yakhe.
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 5 сағат бұрын
WENA MAMA WA GAFA,TLOGELA BEN 10 ,BOTSA NGWANAGO NNETE LELE TWO TLOGELA MOSIMANE PLS ❤❤
@LindiweMadlala-f2g
@LindiweMadlala-f2g 4 сағат бұрын
Dedeli ngane yakho,wena usazomthola ongangawe,njengoba uthi bayalingana nange age kyabheda kuwe,bayeke benze into yabo
@Sphencube
@Sphencube 2 сағат бұрын
Ityoooooh ngushukela wodwa oben 10
@MosesMasinga-u7m
@MosesMasinga-u7m 5 сағат бұрын
😂he is your son in-law..
@nom3181
@nom3181 2 сағат бұрын
Mama siyakhuza njalo kuthi phuma abafaneni uzifunele umuntu wakho umtshele umtanakho iqiniso umqondo wakho uyisthuphethu usungaze uyibulalele umfana omcane uyahlanya wena nx ungazosicasula
@AnnahDube
@AnnahDube Сағат бұрын
phuma ebafaneni abancane cc ihlazo nje lelo
@ntombikayisenyathi4346
@ntombikayisenyathi4346 4 сағат бұрын
Nofunda nini bafelokazi ukuthi oBen 10 basuke befuna imali ozishiyelwe ngumyeni wakho
@samuzwane9481
@samuzwane9481 3 сағат бұрын
We cc wena udinga umkhuleko nje qha ayikho nje enyinto
@luthandomawo6180
@luthandomawo6180 5 сағат бұрын
Eish lonakele kodwa ilizwe
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 5 сағат бұрын
I AGREE WITH YOU ❤❤
@THALITHANdala
@THALITHANdala 3 сағат бұрын
Aybo mama ncono u thole u ntanga wakho coz u mfana uyohlezi uzwa ubuhlungu ngoba angeke nivele obala ngo thando lwenu (age gap) kodwa bangashada ne ngane yakho bayalingana myeke u thole ongangawe please ungabangi ndoda nengane yakho😮😮
@Sihlenxele-bi6jb
@Sihlenxele-bi6jb 3 сағат бұрын
Ngfisa ukwaz bashiyina ngemnyaka emngakanan
@ZakithiZahmasuku
@ZakithiZahmasuku Сағат бұрын
Akeze lapha kimi lomama
@annahsibanda1694
@annahsibanda1694 30 минут бұрын
Layo ingane ijola kanjaninlo Ben 10 wakho am sure lack of umthetho u ngumzali kwayena mzala you wrong lengane ngeke usayikhuza oyiyenzayo umathanda nje zisemadlelweni😊😢
@sazimbuyisambuyisa4124
@sazimbuyisambuyisa4124 2 минут бұрын
Mutshele ukt uyamthanda kube kuyena
@beautymawela6985
@beautymawela6985 5 сағат бұрын
Oooooh kantsi emhlabeni wa Somandla kumosheke kuphi Nkosiyami Shwele Baba Nkosi ye Zulu
@NompheloTukani
@NompheloTukani Сағат бұрын
😂😂😂 Kunzima Ingane nabazali kubangwa amadoda bafe2
@PutlakoMjwara-z9g
@PutlakoMjwara-z9g 4 сағат бұрын
Hamba uyozibulala maybe kuzokusiza loko uben 10 uzojola nengane yakho aphinde ayishiye nayo shade abanye ogirl azithathele nesthembu aziqhubekele nempilo usufile.wena
@SceloNgidi-g6o
@SceloNgidi-g6o 4 сағат бұрын
MNIKE NEMALI YOKUTH ALOBOKE INDODAKAZI YAKHO
@user-gr1kz7gn2e
@user-gr1kz7gn2e 2 сағат бұрын
Emakhaya TV I'm lovin it ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@MkheswaMbokazi-l5j
@MkheswaMbokazi-l5j 3 сағат бұрын
Cha nje qoma untanga yakho ukhohlwe umfana
@Dr_V5_ZiK5_li5.
@Dr_V5_ZiK5_li5. Сағат бұрын
Empelen umfeloKaz ongaphansi KweminyaKa ewu 60 umthetho KaJehova uth aKagane if esengaphezulu KuKa 60 aKangagani ...ubuKeKa esemcane loMam Kumele agane again.
@veronicathokoane3108
@veronicathokoane3108 2 сағат бұрын
That boy play both of you
@siphesihlesiluma3590
@siphesihlesiluma3590 3 сағат бұрын
Umama uzoybulala ngenxa yomfana omncane I simply think umama bekumele abeneqiniso kuyngane zakhe kphela ukuthi umuntu wakhe not a colleague
@NkosinathizwelibanziNkwanyana
@NkosinathizwelibanziNkwanyana 2 сағат бұрын
Wayibeka yaqonda cc🎉
@siphesihlesiluma3590
@siphesihlesiluma3590 Сағат бұрын
@@NkosinathizwelibanziNkwanyana 🙏🙏
@businzama6939
@businzama6939 Сағат бұрын
Nina😂nifunani vele ezinganeni ezinganifanele😂😂😂😂😂wena uyalunga phumani ezinganeni NIKHOHLAKELE kabi nina ngoba ninunusela ABAFANA abancane ngemali most of you bo sigar mama kahle kahle nina anazi nizoyenzani lemali eninayo nilokho nidunusela izingane eningazizala😂😂😂😂
@DERRICKThabethe-cn1nx
@DERRICKThabethe-cn1nx 3 сағат бұрын
Umfana wayefuna ukukchamisa after a long time wagcina nothing much but your daughter could be a perfect match and you have to let it go they might not end up together anyway.
@ItumelengRadebe-g1z
@ItumelengRadebe-g1z 4 сағат бұрын
Pls tell your daughter about a Ben ten
@mbongenikubheka3278
@mbongenikubheka3278 4 сағат бұрын
Aybandla kuningi into engeke isalungiseka lento yobufebe
@AmandlaEkhwani
@AmandlaEkhwani 2 сағат бұрын
Lo Mama uyezwakala uyiloluhlobo lomuntu ophansi nodinga uthando engabi mina ngyoke ngimthole yini umuntu oyiloluhlobo 😴😓
@NomaliKanyi
@NomaliKanyi 4 сағат бұрын
Nawe mm uyabona umfana mncane nd uthi vele lingana nengane yakho phuma enganeni uyeke aqhubeke nenganeyakho osokwenzele umfana kuyeke kanjl ngoba uwe owazifaka enganeni kwakumelenje ube strog wenzise okomzali ungabi nje lulangena yensayi zifunele ikhehla wena elilingana nae nje
@ThembiMasete
@ThembiMasete 4 сағат бұрын
Vele uphume kumfama aqhubeke nendodakazi yakho bese ukhuluma iqiniso baqhubeke iqiniso sebellazi xolisa umoya mama
@ThandoThando-nd2fe
@ThandoThando-nd2fe 4 сағат бұрын
Kodwa mama ihlazo elingaka ulala nengane elingana nengane elingana neyakho🙁😭🤔😳
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 3 сағат бұрын
Ningabafihli sothi iskesh
@ArseniacamiloTsambe
@ArseniacamiloTsambe 4 сағат бұрын
Iyooo cha lonakele ilizwe kundzima😮😢😊
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 4 сағат бұрын
No ingane ayaz phela ukuth unina ujola nalomfana yona yaz ukuth lomfana ungumngan walomama ngoba basebenza bonke naye lomfana
@mthokozisimabaso8127
@mthokozisimabaso8127 44 минут бұрын
Mxoleleni umama bekusawoti shem, akazi ubani ozofudumeza umbhede wakhe
@gracechilwane9715
@gracechilwane9715 2 сағат бұрын
Sugar mama Tshela ingane yakho iqhiniso ngoba Uma livela kuyoba kubi ngcono ezwe ngawe
@Zinhle-c1
@Zinhle-c1 Сағат бұрын
If bengumunt weslisa ushadile eskhathin samanj ai imali zami bengizazisa entandaneni mangifa cz o ben 10 ibona abadla amafa manj , evn ingane ngath azitholi lutho manj , kudla o ben 10, ncono iye intandanen ngeke yoooooh, ngya magene nj umama edla imali yababa nendoda what about thina, evn ngabe sinayo eyethu nathi but imali yababa le ayisebenze kanzim fir ingane zakhe if umama iyamhlula eqonden naye akayinik thina zingane
@ndumisonyawo5403
@ndumisonyawo5403 Сағат бұрын
Awuveze losisi simbone
@CarissaJoni
@CarissaJoni 3 сағат бұрын
Thandi zinto cc ,yeka umfana fanele banjwa hayi sizo.
@sbusisomthiyane-l2m
@sbusisomthiyane-l2m 19 минут бұрын
Mfana shaya zonke wen 😅
@phillipntshwanti7912
@phillipntshwanti7912 4 сағат бұрын
ingathi ubunobayeka mama ngoba ngoku sengu mkhwenyana wakho and kamandi uyamazi nomazi ucingele nje u girl wakho uzomfumana ozakulungela and ubunoyithanda i girl yakho ithandane nomntu ongamfuniyo
@NkosiCivana
@NkosiCivana 4 сағат бұрын
Ngena esthenjini ngoba uyasho nawe ukuthi uyamthandanawe yamkela ukuthi unithandanobabili
@NondumisoNdlovu-u3l
@NondumisoNdlovu-u3l Сағат бұрын
Umkhwenyane wakwakho loyo😂
@mbonisifunde5447
@mbonisifunde5447 2 сағат бұрын
Mama akunamahloni
@BonakeleKhambule-ru7bx
@BonakeleKhambule-ru7bx 4 сағат бұрын
Wonakele lomfana ngokwakhe ingane uyifunani Kade ethandana nonina uzohlakaza umndeni udoti wengane eshela izalukwazi nawe kwakumele uphebeze umhlola walengane eshela izalukwazi phuma uhlukamise lento nengane yakho ngoba usazoqhubeka no sugar mama ihlukumezeke yona lengane ilifunani isoka lakho ngoba iyabona ukuthi niyathandana yenzani kushuthi ingalala nesoka elingentanga yayo isile kwayona lengane yalomama
@boekmhlaba3205
@boekmhlaba3205 2 сағат бұрын
There are many men who will love u and respect u instead of falling in love with Ben 10 because the Ben 10 will end up destroying your relationship with your daughter
@JohnHaze4666
@JohnHaze4666 2 сағат бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣ben10 the starring.
@HouseholdKhoza-iq4nf
@HouseholdKhoza-iq4nf 4 сағат бұрын
Ilula kabi lendaba ngikhona mina size yakhe ngihlanganisa naye aphume enganeni
@BellinaLanga
@BellinaLanga 20 минут бұрын
Mama,sies
@BonganiMkhwanazi-b9v
@BonganiMkhwanazi-b9v 4 сағат бұрын
Wena ushumayela kakhulu man
@HappinesssibongileDlamini
@HappinesssibongileDlamini 56 минут бұрын
Ayi kulikhumi yenkosityami emhlabeni nibangq umfana nawe make umdzala uze utsatsa imali yakho umngetelq imali yekutsenga imotp kepha maye silibele tsine bantfu besifazane
@mphumzenithabo4510
@mphumzenithabo4510 Сағат бұрын
Uphethwe ke bofebe magogo
@businzama6939
@businzama6939 Сағат бұрын
Yeka izingane mama lomfana is your son inlw manje phuma
@ZaneleMhlongo-c7x
@ZaneleMhlongo-c7x 4 сағат бұрын
Cc yekela abantwana bathandane phuma lapho cc
@nkosikhonahose1333
@nkosikhonahose1333 4 сағат бұрын
Into eni wrong ngayo ile yokubafihla bavezeni angeke sibenze lutho
@akhonaakho6753
@akhonaakho6753 3 сағат бұрын
Sis khazixabise mntase watshonelwa yi donda onabantwana kuyo waphila awazibulala ,ngoku uzozibulalela u ben 10 hay zithande chin ... Waze wandinyanyisa boo uxolela ube nkedama wabantwana .. anaze ndikukhathalele mna ndingu mntuna wakho .. futhi singa phila nalo ndoda sidyole live..rhaaa sies ude ithi ungazibulala mxm
@NkosazaSukwana
@NkosazaSukwana 3 сағат бұрын
Sekuphele amadoda Na mama as for uba ude uzbulale? haibo tshinntsha
@SceloNgidi-g6o
@SceloNgidi-g6o 4 сағат бұрын
This show is always about ukupheqana🤔
@PutlakoMjwara-z9g
@PutlakoMjwara-z9g 4 сағат бұрын
Uyabheda uthanda umuntu ongakuthandi obezokukhipha usawoti wena usuyamthanda and yena akaze akuthande wayekudabukela ebona ugcwele usawoti uyakudelela ujole nengane yakho purposely kodwa uyabheda uthi uyamthamda uyisidomu dadewethu
@user-uy4rt7cg5e
@user-uy4rt7cg5e 4 сағат бұрын
Umlethellani. Endlini ama BnB angaka ulethele ingane boyfriend live them alone get toys
@thobanibilly-nelson2115
@thobanibilly-nelson2115 3 сағат бұрын
akeve ebalulekile ubabekhaya if esedlulilek uzwa ushawa isizungu jola nontanga cz iyngane ziynkinga ziyashesha and ngekingane imele isalkazi kukhona ofana nawe osamusha and wena umdala you should know better akulonuthando lolu inkanuko...phuma eynganeni uytholele umuntu enizothatha naye slow futh engath ngathola muntu oshadile just ukuqedana isizungu nje wena sushadile
@NontandoSpeyitana
@NontandoSpeyitana 4 сағат бұрын
Nizayiyeka lento yokuzifuhleka ebantwaneni niyeke ontanga benu Yeka umfana ajole nontanga wakhe lo ungundodakazi wakho
@portiamakgale7769
@portiamakgale7769 4 сағат бұрын
Why u like Ben 10
@bekekanxusani3388
@bekekanxusani3388 3 сағат бұрын
Mina cc ndingumama osemncane kanje ngawe nam bayandithanda o Ben ten but ndifuna wena njengomntu osele ekhulile suxhoma intliziyo kuBen ten cz just do it for fun cc . If bayajola abantwana bayeke cc ngekhe uxabane nomntanakho ngenxa yendoda never cc ,LEAVE HIM PLEASE I BEG futhi ungabazondi cause ukuzonda umntu kuzophinda wenze izinto eziwrongo ozophinda uzisole ngazo .
@BulelwaZokwe
@BulelwaZokwe 3 сағат бұрын
Well ssid
@BulelwaZokwe
@BulelwaZokwe 3 сағат бұрын
Said sorry
@BusiMthethwa-x7j
@BusiMthethwa-x7j 24 минут бұрын
Kuyaxaka uthi mama emdala athande ngane ngayizala ngcolile wena staight😅
@BusiMthethwa-x7j
@BusiMthethwa-x7j 22 минут бұрын
Phuma kuloluthando olubhedayo zokuzonda ingane yakho zama ontanga
@BusiMthethwa-x7j
@BusiMthethwa-x7j 20 минут бұрын
Hhayi boo kanti Nani lomfana😅😅
@buyisiwesilindokuhle8872
@buyisiwesilindokuhle8872 4 сағат бұрын
Guys ngempela kusho ukuthi bamnandi o Ben 10 nangu umama usefuna nokuzibulala😢😢😢
@SimonSoja
@SimonSoja 3 сағат бұрын
No kum mama not say umnandi qha into ebiwayo yoooo kubangathi wonwabele imali yeLotto uyonwaba uhlala uhappy
@MbusoMbuso-mh7nm
@MbusoMbuso-mh7nm 3 сағат бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂yey simnandi
@buyisiwesilindokuhle8872
@buyisiwesilindokuhle8872 3 сағат бұрын
@@MbusoMbuso-mh7nm kumele ngimuthole ngeke shem
@NomthunziMacutwana-sf3dh
@NomthunziMacutwana-sf3dh 3 сағат бұрын
Imali iyanihlanyisa yekela umfana ahambe nentanga yake usisiphukuphuku wn
@zamasthole9083
@zamasthole9083 3 сағат бұрын
Cc phuma bafana abancane uzosola yenza into ezokwenza nabantwana bakho beqenye ngaee ngisho nomnyeno wakho la akalele khona ezoqenya ngawe ukuthi washiya umfazi ekhaya ungabi isdlalo sengane zokhohlisa zifunela imali phuma uwomela abantu abalingana nawe ngoba lento osiyenza usuhlisa isithinzi somnyeni wakho zothiwani enganeni mengezws lento zizoyeka ngisho ukuhlonipha
@MaleshaneNthodi
@MaleshaneNthodi 31 минут бұрын
Your age group please
@zanellesun1534
@zanellesun1534 2 сағат бұрын
Mama ayikho nje into edidayo lana,phuma emtaneni mtomdala yeka nje,ngifisa engathi ke umfana angayithanda okwangampela iNdodakazi yakho kungabe ukuthi uyadlala,bawontanga shiya phansi angaz uthanda uthandani,itshene koda iNdodakazi yakho weeh aii koda lento ayisekho nje 😏
@PutlakoMjwara-z9g
@PutlakoMjwara-z9g 4 сағат бұрын
Nibabi ngokunika bafana imali niphinde nibalethe emzini yenu why.ungahambi uyobhukha ukhuliswe kahle ukwazi kuletha umfana ekhaya lakho
@DDumza
@DDumza 4 сағат бұрын
Please hlukana na lo mfana wayebona ithuba.He is not genuine infant he is also not good for your daughter
@LuciousMazibuko
@LuciousMazibuko 4 сағат бұрын
Ungazibulali mama ngkhona mna
@NontobekoDlamini-kr6pt
@NontobekoDlamini-kr6pt 3 сағат бұрын
😂
@LuciousMazibuko
@LuciousMazibuko 42 минут бұрын
@@NontobekoDlamini-kr6pt akaze umama avulile ama sango
Arrests made during Menlyn restaurant raid
8:38
Newzroom Afrika
Рет қаралды 1,9 М.
How Strong is Tin Foil? 💪
00:26
Preston
Рет қаралды 74 МЛН
Je peux le faire
00:13
Daniil le Russe
Рет қаралды 21 МЛН
отомстил?
00:56
История одного вокалиста
Рет қаралды 6 МЛН
Restaurant employees try to escape during Menlyn raid
10:47
Newzroom Afrika
Рет қаралды 4,3 М.
Izindaba zesiZulu @13H00 l 20 September 2024
22:13
SABC Izindaba
Рет қаралды 4,7 М.
Ungifebela kanjani ngePipi elingavuki | LOVE BACK | S1-EP19
27:06
uSenkingeni owesilisa oThandana Nabesilisa, Ufuna ukuphumela obala
14:34
The Bear and the Butterfly | 25' Compilation | 🐻🐹 Cartoon for Kids
26:05
Grizzy & les Lemmings
Рет қаралды 110 М.
UYANGIJOLELA -I WILL SUE YOU IF YOU POST THIS EPISODE.
46:22
Duyaza TV
Рет қаралды 14 М.
NGINENKINGA E BANK NGIVELA NJENGOMUNTU OSHONILE
16:49
THULELENI TV
Рет қаралды 1,5 М.
How Strong is Tin Foil? 💪
00:26
Preston
Рет қаралды 74 МЛН