UBABA ONGAYONDLI INGANE BAMUPHE YONA - AWONDLI EPISODE 1

  Рет қаралды 46,490

UMJOLOSHOW

UMJOLOSHOW

Күн бұрын

Пікірлер: 420
@ThembiNomcebo
@ThembiNomcebo 23 күн бұрын
Mlethe lapha u Anele bhuti ngikuphathele yena kahle Kanye nawe ngizoniphatha kahle no Anele❤❤
@lungilegcwensa9273
@lungilegcwensa9273 23 күн бұрын
bathathe bonke no mahwakhona ohlanyayo
@PhindileMadi
@PhindileMadi 16 күн бұрын
Handsome zithathele wena gal ahlukane nalomubiza wakhe ngoba ufuna imali nje angazi akasebenzi ngani mxm
@PrettygirlDuyaza
@PrettygirlDuyaza 3 күн бұрын
True sisi bathathe nami brngizobathatha inkinga ngikude
@9ninetruestory137
@9ninetruestory137 3 күн бұрын
Wenana 🎉 your trash can be somebody else's gold right!!!
@NonjabuloMbhatha
@NonjabuloMbhatha 23 күн бұрын
Mama wengane plz Landa ingane yakho uhlale nayo ubaba ngeke ahlale nayo.. Uzoyithatha ayothwala ngayo bese uyakhala kanti uwena onikele ngayo... Akuliwa ngengane
@GcoMkuzo-oy5zk
@GcoMkuzo-oy5zk 22 күн бұрын
Makahlale nayo yeyake moss
@sphephoKaLanga
@sphephoKaLanga 22 күн бұрын
Qiniso cc Uma umuntu engayondli ingane Shuthi akayifuni leyongane and mawumlahlela ngayo uzoyothwala ngayo or kuyoba isigqila sesStep mother leyongane SO mawengane THATHA ingane yakho uyozikhulusela cc
@mandla49
@mandla49 22 күн бұрын
Ukuthathaphi ukuthi obaba bathwala ngabantwana babo? Kwangathi abesifazane abarhwali bona. Sekufanele sincishwe ithuba lokukhulisa abantwana bethu ngenxa yalento oyishoyo Uyabheda
@Nkingaziyagibelan
@Nkingaziyagibelan 15 күн бұрын
😂😂 hau mftu ayothwala ngayo unayo sure yalokhu
@NondumisoMvelase
@NondumisoMvelase 21 күн бұрын
For sure ubaba kaAnele wayethi uyazidlalela kanti lizobamba leliqhimlili, selilwa izimpi zalo ngengane
@regainamakola5356
@regainamakola5356 5 күн бұрын
😂😂😂😂😂ubaba ka anele uthi angazi ngiboneni kulento😂😂😂😂😂😂
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 23 күн бұрын
Yey nalomfana kobe wayedakiwe ngoba ay ngyambuka usisi ay khona amanzi namafutha
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 23 күн бұрын
😂😂nami ngizibuza loyombuzo😅
@izeesh
@izeesh 23 күн бұрын
Inquza uzothola ukuthi iyaphila amasoka amaningi ayakwazi ukuthi laba abangafunwa kakhulu enzansi bamnandi
@sinothandombalentle1843
@sinothandombalentle1843 23 күн бұрын
Ngibona lokho nami hayi amanzi namafutha shame
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 22 күн бұрын
😂😂😂😂 eyi yena umakaAnele
@sphephoKaLanga
@sphephoKaLanga 22 күн бұрын
Awuzwa njalo😂
@NontobekoManana-wr7rt
@NontobekoManana-wr7rt 23 күн бұрын
Baba ka Anele hlala nalengane, uyihambise i creche
@SiboneloMthethwa-ux2dx
@SiboneloMthethwa-ux2dx 18 күн бұрын
Exactly, mina ngingajabula kabi nginikezwa umntanami
@nomfundomaxegwana6517
@nomfundomaxegwana6517 15 күн бұрын
​@SiboneloMthethwa-ux2dx but be careful make sure you umthatha officially angazomthatha xa sekhulile sele exoka ethi waamba.
@nombusontuli219
@nombusontuli219 8 күн бұрын
Waze wamuhle Baba Ka Anele
@PrudenceMabida
@PrudenceMabida 23 күн бұрын
Kodwa ngempela wabonani umama ongahlali nengane onjani
@FelliciaCele-jq7lh
@FelliciaCele-jq7lh 23 күн бұрын
Baba ka Anele wozani la kmina Nino Anele ngizoniphatha kahle 😊
@petrusmakhanda9844
@petrusmakhanda9844 21 күн бұрын
thatha mina dear! Ngiya mdinga umtu o fana nawe ozongiphatha kahle❤❤❤
@NOWINILENCAPAI
@NOWINILENCAPAI 22 күн бұрын
Baba kaAnele Waza wamuhle bhuti wawuboneni kulo muntu wesifazana omubi kanje omnyama kanje, akamubi ngathi lizimzim
@sabelosthole6074
@sabelosthole6074 16 күн бұрын
If umnyama umubi loolz saze Sasha thina esimnyama
@SindisiwefortunateNkosi
@SindisiwefortunateNkosi 5 күн бұрын
Umuhle mrase ❤​@@sabelosthole6074
@ThokozileMposi
@ThokozileMposi 22 күн бұрын
Umama ka Anele UMDAKA AKAZWANI NAMANZI, bhuti ubufunani kulo muntu onjeee
@mandla49
@mandla49 22 күн бұрын
Umama kaMatifane wathula nje abantu belwa😂 Eqinisweni lobhuti udlala ngethuba, kunobaba abangalitholi ithuba lokukhulisa abantwana babo.
@johnmazanhi7802
@johnmazanhi7802 23 күн бұрын
Xhosa lady presenter big up the story was complicated becoz both of them were high emotions thats calm them down and a good solution
@AvelaMashicilela-b2d
@AvelaMashicilela-b2d 23 күн бұрын
Yhooo hai ugl ulambele kulomfana knt unganani lomntana caba ufuna isizumbulu 😮
@marianwoodacapellagroup8112
@marianwoodacapellagroup8112 21 күн бұрын
syabonga waze wa presenter kahle Zahara
@ThembaNkosi-r8d
@ThembaNkosi-r8d 18 күн бұрын
Wena mfana hamba uyomubopha lomama ayikho emthethwemi umfana ahlale nengane nentombazane uzoboshwa loCc
@OkuhleKhanyile-y7z
@OkuhleKhanyile-y7z 13 күн бұрын
Ngeke 50/50 nje
@Ttouch123
@Ttouch123 22 күн бұрын
Lomfazi udoti, brother iya eCourt they will solve this thing kamnandi lo Sisi uyo lungiseka kahle kakhulu Kuwo wonke ama shows esiwabukayo la emzansi, akaze kuvezwe inunu elingana no mama Ka Anele. Ngazani yibhodwe loku bilisa imithi yo Mulimisi wo Mubvango tjuui!
@sihleshelembe200
@sihleshelembe200 23 күн бұрын
Hamba court mfana uzothola shumi
@SihleMhlanga-o2j
@SihleMhlanga-o2j 23 күн бұрын
Babaka Anele wawumsuka ngani yazi emahloni kimi😅😂
@superngubane
@superngubane 23 күн бұрын
Isibindi esingaka
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 23 күн бұрын
😂😂
@izeesh
@izeesh 23 күн бұрын
isiZulu sithi "idlani masoka kobola", kusuke kuthiwa uma kukhona inquthu nje wena uyafaka akukhathaleli ukuthi ishlahla, umkhoma, ingungumbane noba yini wena uma kuchama kuhlezi nje wena uphusha ngenduku. Kanti uma uthanda inquza uzokwazi ukuthi eskhathin esiningi laba abahle kakhulu ayisekho indwangu nama-pages sekwasala amanxuluma
@LindieNjiyela
@LindieNjiyela 23 күн бұрын
😂😂😂😂😂 yei kuthiwa babi nabobhut bakhe
@izeesh
@izeesh 23 күн бұрын
@@LindieNjiyela Cha, nalapho indoda enemali ngisho ngathiwa ikhonde inhle nje ebafazi
@phililemkhwanazi-v2z
@phililemkhwanazi-v2z 23 күн бұрын
Waze wamumbi maka anele uyizumba awufane le nalobuti hamba buti uyofuna abafana nawe ushiye izuma
@OlwethuSemane
@OlwethuSemane 23 күн бұрын
😂😂yingwababa uqobo 😅
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 22 күн бұрын
Lobhuthi wayebhemeni ngempela
@SebenzileHlombe
@SebenzileHlombe 22 күн бұрын
😂😂😂😂​@@OlwethuSemane
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 21 күн бұрын
Nizoboshwa 😂😂😂😂😂😂​@@ThembeniAletta-cw8vo
@fikelephinyoka2030
@fikelephinyoka2030 22 күн бұрын
Wamubi makaAnele, umlono wona. Unikela kanjani ngengane yentombazane, ufuna bayidlwengule. Nivula amathanga nizale izingane bese niyehluleka. Obhuti bakho bakuthuma ukuthi hamba uyozala.
@buhlenkomo9764
@buhlenkomo9764 6 күн бұрын
Inhliziyo kamama kaAnele waze wamubi njengenhliziyo yakhe! Ihlazo lodwa leli
@lungilegcwensa9273
@lungilegcwensa9273 23 күн бұрын
ay no makaAnele koda nkosyam umama onjani olahlingane yakhe yentombazane for that meter ziningi izingane ezingondliwa koda bawa bevuka nazo
@LuluNtshongwana
@LuluNtshongwana 22 күн бұрын
Mama Anele bonga lo 1000r bcz even if ngaya maintenance court ngenzeka fuman less 😮
@KhombiMbatha-t1l
@KhombiMbatha-t1l 22 күн бұрын
Mama wengane wawungayisa ingane kubaba ongasebenzi ngoba ufa nayo ingane yakho ypndlia noma ingondliwa
@Masky1991
@Masky1991 23 күн бұрын
Yeeey hlala nomthanakho uyeke lesdakwa
@ThandokwakheMkhize
@ThandokwakheMkhize 22 күн бұрын
Kodwa lomjida wayelifunani lelihhashi yaze yayimbi ntombazane😂😂😂😂
@PHINDILEMNGUNI-h9d
@PHINDILEMNGUNI-h9d 23 күн бұрын
We mnguni ukthathaphi ukuba nehlo lembongi kanje I type yakho le Qwabe 😢washlaza siyi family
@bonisilekhuzwayo2470
@bonisilekhuzwayo2470 21 күн бұрын
Isho uliphind wemntase uyasphoxa ubhuti akasemuhl kanj😂😂😂but mawengan inunu
@NuieNuie-z2h
@NuieNuie-z2h 22 күн бұрын
Uhlule gal siwa sivuka nje nezingane wena ubona ukuthi hamba oshiya u anele kanjalo ñje kodwa ngeke ngithin asenzi ngokufana n asicabang ngokufan😢😢
@bongiwegugufakude8267
@bongiwegugufakude8267 18 күн бұрын
Wazi ngani ukuthi uhola malini ngoba uhlala kini
@GivenNotshokovu
@GivenNotshokovu 22 күн бұрын
Please present the focus to bring solutions to stop asking solutions from them
@BalungileCele-sn5lo
@BalungileCele-sn5lo 23 күн бұрын
Ksazoba mnandi futhi ksazoshuba..syabonga blacklife TV...
@Nozipho-bh5zd
@Nozipho-bh5zd 23 күн бұрын
Nangu lo cc engimthandayo engingasamaz womjolo i scam 🎉🎉🎉 welcum back luv
@NontoNtuli-k3m
@NontoNtuli-k3m 22 күн бұрын
kusakhona amantombazane angasile kanjena yoooooh sis awuzithandi ngalahla ingane yakho uyayidlisa I team, shem,
@SindisiweZiphokuhle
@SindisiweZiphokuhle 22 күн бұрын
Uqinisile baba methi akazi weboneni abafanelele vele
@senzomemela-k7f
@senzomemela-k7f 22 күн бұрын
Hlala nengane yakho bafo uyizamele umntu ozosala nayo mawuye emsebenzini uyeke lentombazana izfunela imali nje qha🥺uze uthi incane shuthi uzokondla family alisali igama lobhuti kancan kancan obhuti bam😂😂
@MzohMncwabe
@MzohMncwabe 22 күн бұрын
Cha kodwa angikho happy ngalensizwa okwaz ukuthi uthantha inganeyakho uyifuhlela lapha kim yey ubaba wengane phela lona habe nangubo ubhuti empelen ingane ikubo ayilahliwe usisi wenze iqiniso mayeyisa ku baba wayo
@NzuzoDoyisa
@NzuzoDoyisa 23 күн бұрын
Indoda must. Ungena lanake akondliwe mandoda
@giftnkuli3270
@giftnkuli3270 23 күн бұрын
Bafethu i love your channel ake nisicabangele nifake 2 videos ngama tuesday
@spiceseptember3160
@spiceseptember3160 23 күн бұрын
Even 1 on weekends 😅😅I kept scrolling looking for something to watch 😅😅😅🙈🙈🙈
@londysikhosana7500
@londysikhosana7500 22 күн бұрын
Awu awukwazi ukubon abangani bani ay awusile wen ekhanda😮
@LindiweNrombela
@LindiweNrombela 22 күн бұрын
Ngiyakuthanda present unyisa macala onke,and ubatshela inyan, imake hooo🖐️😂
@andrewjosephs2792
@andrewjosephs2792 23 күн бұрын
Lo Sisi akalalele kahle bo wondla kanjani ungasebenzi.
@lizzyvaz647
@lizzyvaz647 22 күн бұрын
Umfa azi, o ne sibindi 😢, angaze a zalise ibhubhezi 😢😢😢!!!
@NondumisoMvelase
@NondumisoMvelase 21 күн бұрын
Wayekuphi ubhut wakho ulinyazwa iCondom😮
@jabunkosi451
@jabunkosi451 23 күн бұрын
Kahle cc ingane niyondla nobabili masukulwa ngengane nobhuti unezidingo zakhe
@SindisiweZiphokuhle
@SindisiweZiphokuhle 22 күн бұрын
Muhle bhuti koda wawuboneni ngempela kulezumba nomlomo ombhomulile ngathi uncinzwe ziqandu
@judithetemeto4681
@judithetemeto4681 23 күн бұрын
j:aime bein cette emision😅😅,🇳🇦
@NonhlanhlaPrudence-kd9dm
@NonhlanhlaPrudence-kd9dm 23 күн бұрын
Uyabheda wena sisi ingane yondlelwa kunina awuyilahli lahlanani nina zithandani not ingane ekanina❤❤
@OwethuOwethu-w5c
@OwethuOwethu-w5c 23 күн бұрын
Waze wamuhle umfana ..uyanqenani cc ukungiboleka yena ngzokwenza sure ukthi ingane uyayondla😂😂😂😂😂😂
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 23 күн бұрын
Awsanghlekisanga kanje
@PHINDILEMNGUNI-h9d
@PHINDILEMNGUNI-h9d 23 күн бұрын
Ofaka I Pic.. Nangu u bafo esgila
@Nomah-po9jp
@Nomah-po9jp 23 күн бұрын
Muhle uhlulwa ukukhetha nje umuntu omfanele
@SnethembaPride
@SnethembaPride 22 күн бұрын
😂😂😂😂😂😂😂 ayi nini
@tammymccartean5504
@tammymccartean5504 23 күн бұрын
Thatha ingane uyise emakhaya mfana, angaphinde ayibone😂😂 but uma wengane akekho right ekhanda
@KabeloJafta
@KabeloJafta 15 күн бұрын
Usisi Anele is not ready to be a mother mfethu bamba ingane angaphinde ambone 😊
@Staff-l6b
@Staff-l6b 7 күн бұрын
Waze wamuhle babakhe Letha la Anele shiya lelikhondeblamawengane
@bongiwegugufakude8267
@bongiwegugufakude8267 18 күн бұрын
Hamba e court bhuti azothola less 1000 usile loccy yena mfazi omnyama akasebenzi ngani nfoba ingane yondliwa abazali bobabili
@NombekoQumbisa
@NombekoQumbisa 4 күн бұрын
Umubi Maka Anele akamfanele baba anele
@OctaviaMlambo
@OctaviaMlambo 8 күн бұрын
Umaka Anele khona okushoda ngako, ngeke ulahle ingane ungazi nokuthi igqokani layikhona..
@BeautyBuhle-h9y
@BeautyBuhle-h9y 22 күн бұрын
Unesibindi wena ntombazana awukaphilanga khanda sies 😮
@knowledgengema9137
@knowledgengema9137 22 күн бұрын
Plz mjolo show nitshel ipresenter ukuth alimuse ukuganga alifunde ukulalel kahl liqaqeke, ubab ka-Anele uchaze kahle ukuth waphelelwa umsebenz, 2 umaka Anele wathi abahlukan Akafune lutho ezomhlanganisa naye akafun futhi into ezohlanganisa ubab ka-Anele nengane akaphum ephel eyimpilwen zabo, okuyinto eyenze angabe esondl straight coz even umsebenz usuphelil uthi ubezam, but ipresenter selikholwa umaka-Anele uma ethi "Akondli lo" selithi kubaba ka-Anele "awondli ngani" umbuzo lo ongasile alizwang yin uma ubaba ka-Anele echaz ukuth waphelelwa umsebenzi,but isizathu esenza ayeke straight nom wayezam ukondla ngsho engasasebenz ukuth uMaka-Anele wathi "Akaphume eyimpilwen zabo"wayeka laphoke ukondla...mjolo show cela nitshele usis (ipresenter) aqaqeke ngyaqala ukudinwa ipresenter kanje
@sakhegcelu6014
@sakhegcelu6014 23 күн бұрын
Sxosh...thunmbs up sisi 🎉🎉
@SenziManzi
@SenziManzi 23 күн бұрын
Hhaybo manje ubhuti ubezokulwa emzini wendoda hhayi shuthi akunabafana kulomuzi
@KhethiweNincy
@KhethiweNincy 16 күн бұрын
Obhuti bakhe abambi abamnyama😂😂😂🏃‍♀️🏃‍♀️🏃‍♀️🏃‍♀️yoooooh shuthi umama gal ufana nabo bhuti
@nomfundomaxegwana6517
@nomfundomaxegwana6517 15 күн бұрын
Tjoo wawufunani Bhuti kulo cc umbi kanje. Yiya ecChildrens court/Family advocate and sort this matter once and for all. Akunike lomntana officially or amthathe niye maintenence court bakubalele wondle ngamalini. Remember both sides should contribute ekukhuliseni umntwana.
@demede391
@demede391 23 күн бұрын
Udakuwe wena maka anele
@califonia-5
@califonia-5 21 күн бұрын
kanti amantombazane ahlulwa yini ukuvikela ukuthi angamithi ay ngoba niyamitha boo bese ekugcineni kuba kanjena.
@LadyWithaGoldenSmile
@LadyWithaGoldenSmile 22 күн бұрын
Ngisho kungathiwa akayondli ingane umfana uyisilima wecc wabantu ulahla kanjan ngane yakho nxa sidwedwe sentombazane
@NomfaneloPuye
@NomfaneloPuye 23 күн бұрын
Umntana ngowabantu abayi 2 so mabondle boyi 2
@SesiHlatshwayo-g7m
@SesiHlatshwayo-g7m 23 күн бұрын
Baba anele natholana ematshwaleni yini hayi shame🤣🤣🤣🤣
@zanellesun1534
@zanellesun1534 22 күн бұрын
😂😂 ungaze uthi kwaba i one nyt stand...😂😂
@SesiHlatshwayo-g7m
@SesiHlatshwayo-g7m 22 күн бұрын
@zanellesun1534 nje 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@sibanganiaromolaran7524
@sibanganiaromolaran7524 10 күн бұрын
Baba ka Anele ngicela umbise kimi umtwana ngizomlanda ngiye naye eZimbabwe ikhule uyabheda lomama
@SabeloNkosi-o6p
@SabeloNkosi-o6p 22 күн бұрын
Ubiza ubaba wengane ngenja ,ngesbotho🙆‍♂️
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 23 күн бұрын
Akamubi usisi kumfanele kuyolahla ingane nomlomo awusacijile omama bahlakanphileyo bawa bevuka nezingane zabo kodwa ziyakhula ngabe umondlisa ngenkantolo athathe ingane balwa ngengane manje
@ThembisileHlophe-xc2vw
@ThembisileHlophe-xc2vw 10 күн бұрын
Uyisigebeng hawu ungalahlukana nengane yakho encane uyoyipha indoda wena uhleli wenzani uzolibala utshwala bhuti thatha ingane uyise kumama wakho ekhaya or kocc bakho ukhiphe imali ubanike bakugadele ingane uyeke ko okwazi ukulahla ingane nobubi
@ThokozileSangweni-gb1bo
@ThokozileSangweni-gb1bo 22 күн бұрын
Waze wamubi maka Anele kodwa baba wawufunani kuleli zumba umuhle kangaka. Kodwa cc awuyilahli ingane yakho ngisho kuthiwa ayondliwa zama khulusa ingane yakho ungaphisani ngayo. Angazi nje kuthi ulala kanjani ingane ingekho isbindi shmm bafazi.
@siphesihlengubane5987
@siphesihlengubane5987 23 күн бұрын
Presenter 👌
@LastyMlambo
@LastyMlambo 3 күн бұрын
Eyi nalo cc nejacket elimbi njengaye engathi lithwele amasimba
@nomthandazoradebe6481
@nomthandazoradebe6481 23 күн бұрын
Sesikhona Thina boqala zive😂😂
@PrettygirlDuyaza
@PrettygirlDuyaza 3 күн бұрын
Webaba kaAnele nhixela ungiphe uAnele silaye leslima somama olwa ngengane
@NokungaHola
@NokungaHola 23 күн бұрын
Hamba uyosebenza nawe mawengane awuuh nivula imilenze jike nise😂😢
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 22 күн бұрын
Kanti why vele omama bezingane befuna kondle obaba babantwana kanti izingane ezobaba bodwa ngoba naye she is responsible akafune umsebenzi naye.
@AstraFidelity
@AstraFidelity 22 күн бұрын
Kanti ubhuti kalabazali na ahambise insane kugogo unikezwa insane free ungayilobole kabonge
@Khanyie-p4q
@Khanyie-p4q 7 күн бұрын
😅😂Mah wengane umlomo jesu😅😂Aibo hambo sebenza ntombazane
@PortiaNyathi-wx4hp
@PortiaNyathi-wx4hp 23 күн бұрын
Waze wayisokolisa ingan yakhe slima sentombazan ..izokuzonda impilo yakho yonke mhla yezwa ngesenzo sakho
@SebenzileHlombe
@SebenzileHlombe 22 күн бұрын
Umubi ntombazane ey umubi nomungath lomfana isbotho kepha wena umubi ,wawuthi ubamba lomfana ngengane😂😂😂😂ay shemu umubi
@MancinzahZondi
@MancinzahZondi 6 күн бұрын
Khonosazobayinja laa khonosazobayimbongolooo😂😂😂😂
@thabisomtembi5843
@thabisomtembi5843 22 күн бұрын
If it was me i would take my daughter to the social workers and apply for custody of the child and make someone's else life difficult
@LwazilwethuMathenjwa
@LwazilwethuMathenjwa 23 күн бұрын
Hi nunuza ufazi uwa avuka nomntanawakhe
@cynthiakhoza-si2lj
@cynthiakhoza-si2lj 22 күн бұрын
Ingane uwa uvuka nayo kushukuthi ngabe ziningi izingane ezilahliwe uthanda imagine locc ngeke anti nje uchomela ubhuti amse bemthatha uzolwa futhi elikhu ethi ubaba wengane yami nobubi
@LorraineHlomuka
@LorraineHlomuka 12 күн бұрын
Kodwa maka Anele smakade wavele wabona ukuthi umubambe ngengane lobhuti shwele.
@mntwan_wamakhosi
@mntwan_wamakhosi 23 күн бұрын
Ai Mjolo show I graph iyanyuka manje senenza one manje SIS WAM syabonga
@ThembisileMaphumulo-s7m
@ThembisileMaphumulo-s7m 23 күн бұрын
Awusakwazi nokuya kubangani uyajabula bo thenga izinto zengane angithi uyasebenza
@NgonyamaNgonyama
@NgonyamaNgonyama 23 күн бұрын
Ingqondo azikho kulobhuti 😂😂😂😂
@NondumisoButhelezi-s9h
@NondumisoButhelezi-s9h 22 күн бұрын
Waze wadelela umfana💔😩
@LungisaniMlotshwa
@LungisaniMlotshwa 22 күн бұрын
Baba kaAnele bekufanele uyokwenza incwadi epolic station yikuthi walaxazelwa ngengane uqede lapho uhambise ingane eCreche ukhohlwe isikhathi sabangani unenkinga yengane manje okumele ubhekane nayo angazi ukt wena lembebebe yomlomo wawuze uthi uyayithanda nje uzale nayo ingane wawoboneni ucije kanjena wethuu
@SandileShange-nc8zc
@SandileShange-nc8zc 21 күн бұрын
Yazeyanebhadi lengane ngabazali abanje
@SphamandlaNgema-ey8rt
@SphamandlaNgema-ey8rt 22 күн бұрын
😂😂wisphukuphuku bafo uyezwa awboni uthandwa ngoba wena usebenza. Nalomamah wrngane yayakho ulandela ibhodwe eliconsayo usomathuba lo
@NjabuloMshengu-w6n
@NjabuloMshengu-w6n 22 күн бұрын
Aybo baba ka Anele zama enye intombi ezokugadela ingane mubi bo umama wengane yakho wamuthola udakiwe yini
@londysikhosana7500
@londysikhosana7500 22 күн бұрын
Yewen mbhonglo yentombana kanti ufunani😂ungazolambela kulomfana😅
@zamanenetrading8864
@zamanenetrading8864 21 күн бұрын
Maka anele akuliwa ngengane cc ingane ayinacala wena faka I maintenance uhlale nengane yakho ngoba ukusuka kwakhona baba Ka Anele uzothatha ingane ayimukise entombini and intombi ngeke ikhulise kahle ingane thatha ingane yakho cc iba umama oqotho nam azange asikhulise ubaba siwu 10 kodwa umama azange asilahlele kubaba bekawa avuka nathi
@ElizabethGumede
@ElizabethGumede 23 күн бұрын
😂😂😂😂😂Imbongolo kama wengane😂😂😂
@nosiphodudu-yy6bb
@nosiphodudu-yy6bb 22 күн бұрын
Uyahlanya lomama yena uzofaka malini lomama uhambise ingane imali yegrant uyishiye kuyena bekumele ayihambise nayo ngoba eyengane
@bonisilekhuzwayo2470
@bonisilekhuzwayo2470 21 күн бұрын
Obhuti bakh abamnyam abambi 😂😂😂😂😂shut usis ufuz bon
@sqothui3798
@sqothui3798 22 күн бұрын
Lamabhungu amahle yini angasheli izintombi ezinjengabo...😅😅😅
@BandileNdlovu-hg2ww
@BandileNdlovu-hg2ww 23 күн бұрын
aningipjhe ubaba ka Anele😊😊😊😊
@bongiwegugufakude8267
@bongiwegugufakude8267 18 күн бұрын
Baba kaAnele awunamuntu yini kini akubhekele ingane bakithi
@GcoMkuzo-oy5zk
@GcoMkuzo-oy5zk 22 күн бұрын
Lomfana akaqashi yini u nanny coz uyasebenza
@NelisiwekhangezileNgema
@NelisiwekhangezileNgema 22 күн бұрын
Awumuhle bhuti bakithi wawubonan kulembomothi😂😂😅😅😅😅
wabulala ingane yami - SILUNGISA UMJOLO episode 53
33:07
UMJOLOSHOW
Рет қаралды 30 М.
AWONDLI episode 2 -  NGATHOLA UKUTHI INGANE AKUYONA EYAMI
23:22
UMJOLOSHOW
Рет қаралды 41 М.
If people acted like cats 🙀😹 LeoNata family #shorts
00:22
LeoNata Family
Рет қаралды 25 МЛН
Мама у нас строгая
00:20
VAVAN
Рет қаралды 11 МЛН
NHAKA: inheritance  Zimbabwean movie
34:29
Jamukoko Media
Рет қаралды 1,7 М.
UMFELOKAZI UZISHELELA ISOKA ELISHA||UMJOLO EROUNDINI||S2-EPS4
20:34
EYASEBUKHOSINI MEDIA
Рет қаралды 61 М.
Sisize owesimame ejolelwa
30:03
King Zoso TV
Рет қаралды 146 М.
UMAMA WETHU WAS'BULALE LA UBABA QEDE SAPHENDUKA INTANDANE
43:22
THULELENI TV
Рет қаралды 72 М.
If people acted like cats 🙀😹 LeoNata family #shorts
00:22
LeoNata Family
Рет қаралды 25 МЛН