UKUDLA EMNGCWABENI KUBANGA AMASHWA

  Рет қаралды 13,623

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Пікірлер: 80
@miss.h3778
@miss.h3778 3 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu ngolwazi kuningi esikufundayo kulomuzi 🙌
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Cha, ngizwile Mpunga. Sengogeza izandla emva kokbuya emanxibeni bese ngiqinda ekhaya ngifike ngigeze futhi!
@Aulefamily
@Aulefamily 3 жыл бұрын
Mpunga siyabonga ngeqiniso. Ake kuphele nalento yokupheka ama salads uma kukhalwa.
@mzimasimbangata
@mzimasimbangata 3 жыл бұрын
Eish Mpunga wayibetha eskhonkosini, ukungazi kuyafana nokungaboni 🙌🙌🙌🙌🙌🙌
@aneleanele6447
@aneleanele6447 3 жыл бұрын
Impunga yathinta into ejulile. Mina ngicela ukuyifakazela lenkulumo. Ngake ngayofihlisa umakhelwane, ngabuyela ekhaya ngenxa yokukhathala ngiyoquba ngaboniswa ngigeza izandla endishini enomswane wembuzi. Ngavuka same time ngabuyela khona kamakhelwane nangempela ngayifica indishi enomswane ngageza izandla zami. Impela sikleza kogwansile!
@edithmabetwa5448
@edithmabetwa5448 3 жыл бұрын
O bua ka nna Mpunga yesintu. I don't have parents nor grandparents to guide me and y siblings when it comes to isintu 😭😭😭 but ngiyabonga for all the guidance.. 👏🏿👏🏿👏🏿
@mapulamamabolo3602
@mapulamamabolo3602 3 жыл бұрын
👏🏾👏🏾👏🏾 LESEDI Kehla 🐚🕯️🙏🏼🙏🏼✨🧘🏾‍♀️
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea 3 жыл бұрын
Ngempela ngempela nje sifika kanjani kulento yokuthi size singene ezikolotweni impela sifunana nezimali zokuthenga ukudla okuzodliwa emngwaben njengoba phela intoyokuqala nje kuvame ukuth kube nosizi mengabe kuzovela izifo
@thembinkosindaba160
@thembinkosindaba160 3 жыл бұрын
Mpungayesintu, manje njengoba umuntu ake aphelezelwe ngenkomo, le owathi ayingabi namantshontsho okosa, seyizodliwa ubani-ke le nyama engaka uma abantu abebezosisingatha sebeyishiya kanjalo? Nami angikuthandi ukudla komngcwabo kodwa manje abantu uma sebeqaphele ukuthi awudli emakubo nawe bakwenzela leso uma usushonelwe bakushiye nsezindodla zakho obuthi ubahlinzeke ngazo.
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 3 жыл бұрын
Wamuhle umbuzo
@oupazwane8412
@oupazwane8412 3 жыл бұрын
Angibonge mnewethu ngololwazi osithulela Lona olujule kangaka hayi uyashaya mfethu ugadla amaqiniso awukuphila kithina💯🏆🏆🏆🙏🙏
@siphiwembiyela3886
@siphiwembiyela3886 3 жыл бұрын
Ungalinge uthi uya sazi isintu Uma ungakaze uzwe impunga yesintu ikhuluma
@sixninetysevenmabaso6139
@sixninetysevenmabaso6139 3 жыл бұрын
Ngiya bingelela. Ngabe yini igama lale khambi okhuluma ngalo. Linjani nalo le khambi
@siyabongasiya9099
@siyabongasiya9099 3 жыл бұрын
Ai wayizeka indaba Mpunga...usuke uqinisile mawuthi ukleza kogwansile...ugwanse ngempela lomubele osiklezela kuwo
@thandomkwanazi4217
@thandomkwanazi4217 3 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga yesintu
@zwelakhefakudze
@zwelakhefakudze Жыл бұрын
Manje kufuneka ungakudli lokudla?Batabese bakutsini?
@thabomkhize7714
@thabomkhize7714 3 жыл бұрын
Ngempela mpunga yesintu iphutha elikhulu kufiwa kanjena nje yikho lokho kokuphendula imingcwabo amadili sidlala ondlebe zikhanya ilanga besidayisela imishwalense bona bebe bengakwenzi lokhu esikwenzayo indlu emnyama ake iyeke ukuba othathekile sibe singenayo kwamali.
@sicelobiyela3834
@sicelobiyela3834 3 жыл бұрын
Ngiyabingelela kuwe Mpunga yesintu. Kufanele senze njani thina esisuke sikade sivuke ekuseni sayomba ithuna emangcwabeni ngoba sihamba singadlile ekuseni size sibuye ntambama? Kufanele sinqabe yini uma sicelwa ukuthi sedlule ekhaya lapho okushonwe khona?
@umanzini1840
@umanzini1840 2 жыл бұрын
Siyabonga bafo
@MLUDATV
@MLUDATV 3 жыл бұрын
Abasekhaya nabo Mpunga yesintu nabo kufanele bangadli? If bedla bona abalitholi yini ithunzi elimnyama
@nkosinathiwonderboy9906
@nkosinathiwonderboy9906 3 жыл бұрын
Ngyabonga wathinta indaba enkulu yesqungwa ekhaya sisebenzesa sona nokusidla bese ukhafule before ungene egcekeni noma sewuphakathi uphinde ukhafule ezindlini
@olwethuntsebeshe7782
@olwethuntsebeshe7782 3 жыл бұрын
Yaze yalikhuluma iqiniso mpunga yesintu, Siyabonga ngomsebenzi omuhle ukusipha ulwazi olujule ngalendlela inkosi ikubusise.
@ansihle
@ansihle 2 жыл бұрын
Yithi esizolekelela okumele sibanike ukudla kodwa yithi esesihamba nanakho ukudla kwabashonelwe akukuhle impela
@letalwandle4553
@letalwandle4553 3 жыл бұрын
Who is the artist who sings at the end of the video?
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Abafana boMjulo
@cee_level9584
@cee_level9584 3 жыл бұрын
Shuth yingakho makunesifo kungavum ngidle komuny umuz
@awgatsheni6598
@awgatsheni6598 3 жыл бұрын
Kuzwakele Mkhulu. Makwande
@duduzilehlongwane3943
@duduzilehlongwane3943 3 жыл бұрын
Haaai... siyabonga mkhulu siyakhula ngempela...kwande
@busintshangase8524
@busintshangase8524 3 жыл бұрын
Ngibingelele Mpunga yesintu yazi waze wangibusisa ngokushoyo ngifisa ngabe useduze nalangikhona bengiyobusiseke ngibonge ulwazi osinika lona iNkosi ikubusise.
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Amen
@zanelebrigilthankosi3989
@zanelebrigilthankosi3989 3 жыл бұрын
100% true yingakho nje emandulo kwakungadliwa kwakungaphekelwa muntu.
@dumisanimanqele5328
@dumisanimanqele5328 3 жыл бұрын
Sibonge Mpunga nami bengingayizwa kahle eyokudla emngcwabeni... Kodwa ke ngiphinde ngibe nombuzo... Kulabo abaginqa inkomo uma kushoniwe ngezizathu ezehlukene... Leyonyama isuke izodliwa ubani nini...??
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Lool idliwa abomndeni nayo kunendlela ephekwa ngayo
@dumisanimanqele5328
@dumisanimanqele5328 3 жыл бұрын
@@impungayesintutv ngiyabonga kakhulu Mpunga... Ngithembe ukuthi ngelinye ilanga loke lubekwe ezithebeni udaba ke siluzwe kahle ukuthi khona ke emndenini idliwa obani kanjani... Ngiphinde ngibonge... Ngithi nje iMpunga...
@MLUDATV
@MLUDATV 3 жыл бұрын
Seskhona Mpunga yesintu
@melusilindokuhle7239
@melusilindokuhle7239 3 жыл бұрын
Siyabonga ungakhathali qhubeka wakhe indlu emnyama yakithi
@thuthukahadebe6912
@thuthukahadebe6912 3 жыл бұрын
Ayikho ke nje leyonto. 😅😅😅😅😅
@sphelelezikhali
@sphelelezikhali 3 жыл бұрын
Tshwala bona?
@bongumusamtshali8205
@bongumusamtshali8205 3 жыл бұрын
Mkhulu mina sekwaze kwathiwa nginempakamo mangithi angikudl ukudla kwasemngcwabeni ngafundiswa ekhaya hheyi bayakuthand ukudla abantu bakithi hhayi chaaa bantu
@taniandabambi3815
@taniandabambi3815 3 жыл бұрын
Camagu... Manje ngoba abantu babukana kabi uma ungadli emincwabini nkosi'yam
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Bayeke kanjalo
@nandiphantwana6009
@nandiphantwana6009 3 жыл бұрын
Eyi wayithinta indaba enkulu mpunga.abanye.bade bahambe nako ukutya komngcwabo
@sandilephakathi7475
@sandilephakathi7475 3 жыл бұрын
Ngikhule ugogo esisebenzisa isqunga mephuma emgcwabeni, koda ngangimncane ngingaqondi ukwenzelani lokho. Wangvul amehlo Mhlonishwa sbonge
@simenyiweshabangu9509
@simenyiweshabangu9509 2 жыл бұрын
Yini isiqunga kodwa
@muzihlongwane3240
@muzihlongwane3240 3 жыл бұрын
Iqinisile impunga yesintu ngokwesintu umndeni oshonelwe akufanele baniphekele kodwa inina enizowukhalisa eniphatha izipho nizobapha ngoba ukufa akuhlelelwa kuqhamuka noma nini .futh umthetho wesintu uthi isdumbu asibhekani nelanga fanele engabe kungcwatshwa ebusuku nasekuseni kakhulu bavuke abantu kungabonakali nokuthi bekwenziwani ngoba isifo akuyona into enhle
@snamalungelohadebe718
@snamalungelohadebe718 3 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu. Singakephi isgodlo Sempunga Yesintu?
@siyabongasiya9099
@siyabongasiya9099 3 жыл бұрын
Ayihloli impunga bt iluleka ngokwesintu qha...if ufuna ukudibana nayo face to face uyayifonela izokutshela ukuthi uzoyithola kuphi bt siyakhokhelwa iskhathi ozosihlala nayo
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Sisethekwini kuWest street...Syaxoxa asihloli kuyasehlula ukuhlola asphiwanga
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 3 жыл бұрын
Mpunga yesintu siyabonga ngolwazi osicobelela lona ungasho nje umuntu ebuya wagula equnjelwe kudingike akhume umlotha lokudla emngwabeni
@menelismthembu9044
@menelismthembu9044 3 жыл бұрын
Sebeze bakuthwale bahambe nakho impela
@khuttalanqobo8891
@khuttalanqobo8891 3 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga!
@nsilayenja
@nsilayenja 3 жыл бұрын
Ngeke S'bali ngeke ngimbe ithuna liphuma ilanga kuze kushaye u 11 ngijike ngingadli
@talenttallennt5963
@talenttallennt5963 3 жыл бұрын
Siyabonga mpunga
@mvithitrainingsolutionspty7012
@mvithitrainingsolutionspty7012 3 жыл бұрын
Mpunga Yesintu siyabonga isandla sendlula ikhanda. Ngicela ungiphe ulwazi kumele yini insizwa eshonelwe ingoduso, ebesiyiganisile ekhaya iqhubeke iyishade/iyiqhoyise bese ilandelise ngokuyigeza khona egcekeni lakubo njengomfazi ophelele? Ngiyabonga
@andriesmkhwanazi1547
@andriesmkhwanazi1547 3 жыл бұрын
Mpunga yesintu, isintu sasisihle namanje sihle kodwa ngeke sibuyele 100% emandulo ngokwenza izinto, nabo abangasekho bahamba naso isikhathi. Ukudla emngcwabeni akulungile kodwa siyakwenza,ngabe mele siyeke ukupheka or sipheke ngendla ezomosha ukudla kube kubi?
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Eqinisweni Uma kuphekwa kuba yistambu esimbi Ayi esimnandi, ozothi Uma usidla uhluleke ukusiqeda
@andriesmkhwanazi1547
@andriesmkhwanazi1547 3 жыл бұрын
@@impungayesintutv ngaleyondlela uma ngithe chokochoko nje ithunzi elimnyama ngeke lingembathe, noma ubhekise kubantu bomndeni thina bomphakathi mele singadli sidalo?
@mthokozisimthembu1160
@mthokozisimthembu1160 3 жыл бұрын
Baba Siyabonga
@mkhabolengayondodemyama5905
@mkhabolengayondodemyama5905 3 жыл бұрын
Mina ngfisukwazi kfanele yini uma insizwa ishonelwe ukuthi igunde ikhanda
@violetncube1279
@violetncube1279 3 жыл бұрын
Vele emandulo bekungaphekwa ezimfeni
@Inkothololo
@Inkothololo 3 жыл бұрын
Sibonga ulwazi Nduna kaNdaba.
@skhumbajamjam5313
@skhumbajamjam5313 3 жыл бұрын
Hayi mpunga siyatyankuba sekuvele kuphekiwe,if asityi kochithwa kuthiweni
@khanyisagumede6432
@khanyisagumede6432 3 жыл бұрын
Wathinta indaba Mpunga Yesintu. Phela nami kwavele kwazi yekekelaka ukudla
@dineomolapo9934
@dineomolapo9934 3 жыл бұрын
😭😭😭siyabonga baba ❤️🙏🇿🇦 true
@uzalo2007
@uzalo2007 3 жыл бұрын
Mkhulu sibulise sicela ukwazi ukuthi senza njani lapho sivela ukuyovakashela abalele,sivela ukuyocutha utshani emathuneni?
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Amathuna akini?
@uzalo2007
@uzalo2007 3 жыл бұрын
@@impungayesintutv Yebo Mkhulu
@dicenyembe2043
@dicenyembe2043 3 жыл бұрын
Impunga Yesintu abantu
@welaugh657
@welaugh657 3 жыл бұрын
Isqunga yinton ngesixhosa mkhulu
@selassies9783
@selassies9783 3 жыл бұрын
Ngivumelana nawe mkhulu💯💯🙏🏻🕯
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Usaphila lapho emazweni akude
@selassies9783
@selassies9783 3 жыл бұрын
Yebo mkhulu ngisaphila 🙏🏻
@zethembedlamini6394
@zethembedlamini6394 3 жыл бұрын
Ngiyabonga buti uyisipho
@mfekamthokozisi6066
@mfekamthokozisi6066 3 жыл бұрын
KUCHAZA UKTHINI UKPHUPHA USEBENZA (USEMSEBENZINI)IZIN NTSUKU ZILANDELANA
@khanyisagumede6432
@khanyisagumede6432 3 жыл бұрын
Sengicela ukubuza Kanti kudala babenza kanjani ngokudla
@sarahbasi1451
@sarahbasi1451 3 жыл бұрын
Kwakubiliswa imbuzi ingafakwa ngisho usawoti kuthiwa yayidliwa amadoda ambayo kuphela
@mxoliclethoh4336
@mxoliclethoh4336 3 жыл бұрын
Ayi weBhuti ,ngyakuzwa kodwa ushaya eceleni ngeke ayikho leyonto. Wena kholelwa kokwakho Nami ngikholelwe kokwami,akuhlangani ukudla nobumnyama musani ukudukisa abantu kahleni bo! Amanga lawo akukho magula owageqayo la
@nhlakakhumalo9992
@nhlakakhumalo9992 3 жыл бұрын
yindaba ukufa komuntu kube isinyama
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 жыл бұрын
Ingoba kushiya isililo phakathi komuzi
UKUBALULEKA KWEMBELEKO KUMUNTU
19:24
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 13 М.
小丑家的感情危机!#小丑#天使#家庭
00:15
家庭搞笑日记
Рет қаралды 38 МЛН
Бенчик, пора купаться! 🛁 #бенчик #арти #симбочка
00:34
Симбочка Пимпочка
Рет қаралды 3,9 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma
00:14
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 83 МЛН
REAL 3D brush can draw grass Life Hack #shorts #lifehacks
00:42
MrMaximus
Рет қаралды 12 МЛН
Uyalihlabela yini ithongo lakoMalume kini?
21:44
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 12 М.
Ukhokho wakho | Indlu kaKhokho nezinto ezidingeka kuyo
16:25
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 9 М.
LENZIWELANI ILADI ENTABENI KANYE NASOLWANDLE?
11:54
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 12 М.
IMITHETHO EGCINWA UMA USHISA IMPEPHO
12:16
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 23 М.
AMATHONGO AKHONZA USHEMBE KWELAMATHONGO
25:00
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 16 М.
UKUSHELA UMFAZI / INGODUSO YOMUNTU
20:50
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 10 М.
GOD doesn't answer BLACK people's prayers | Nathi Mankayi
3:26:03
King David Studio
Рет қаралды 1 МЛН
Ukushaya Indlwabe | Impunga Yesintu TV
11:03
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 157 М.
Indida uZindela ethi uShembe useyivalile imithi - PART 2
20:28
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 5 М.
Kusho Ukuthini Ukuthi UNGOWAKWABANI?
12:49
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 11 М.
小丑家的感情危机!#小丑#天使#家庭
00:15
家庭搞笑日记
Рет қаралды 38 МЛН