Ukulobola ngesibongo esi Wrong

  Рет қаралды 4,548

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Пікірлер: 38
@ZandileShabangu-z1o
@ZandileShabangu-z1o 2 ай бұрын
Siyabonga Mpunga yesintu ngicela kubuza mtaka Mkhulu kuthi uma ungowesifazane ulotsholelwe esibongweni esiwrong kulungìswa njani
@SbongileXulu-pv1rg
@SbongileXulu-pv1rg 3 ай бұрын
Ngbonge mpunga yesintu ngnjulo lwazi
@gladysmazibuko-f5m
@gladysmazibuko-f5m 7 ай бұрын
Wasicushisa Mpunga yesintu zinzima izinto zesintu🙏Siyabonga ukufundisa ngezinto ezinzulu ngoba abahlengani obaba
@SbonisoSphesihle
@SbonisoSphesihle 7 ай бұрын
Syabonga Mpunga ngolwaz. Ngicel ukbuza ukut uma wenzelwe isphandla kini Kubo kababa yize awakhipha amalobolo kdw akaphelelisanga wena ukhulele Kubo kababa. Manje ukuhamba kweskhathi uthole ukut usekeleke koMalume wenza njn kleso simo ukyolungisa izinto koMalume
@dcmmosia6859
@dcmmosia6859 7 ай бұрын
Siyabonga Mkhulu ,ngashadwa ngesbongo ESI wrong ngahlupheka labantwana bami iskhathi eside kodwa ngaze ngalungisa emuvakweskha eside, thokoza Mkhulu siyabonga
@luckytau6331
@luckytau6331 7 ай бұрын
Dankie Mpunga!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
@VuyoLamula
@VuyoLamula 3 ай бұрын
Uma kwenzeka ukuthi Ubaba athole ingozi angazange aqelele ngamalobolo kodwa bese ingane yaqhubeka ngoku gana nge sbongo sika Baba
@bonganibuthelezi8095
@bonganibuthelezi8095 6 ай бұрын
Iyawenza ngempela umqondo 👍
@242Sanelesishi
@242Sanelesishi 7 ай бұрын
Mananjalo Mpunga yesintu.🙌🏿🙌🏿
@tpshongwe07
@tpshongwe07 7 ай бұрын
Siyabonga Mpunga Umkhulu ozala umama esaphila wathi mina ngingowakwakhe not kobaba noma bengakhipha izimfanelo kodwa angeke kushintshe
@nqubekomanqele8921
@nqubekomanqele8921 6 ай бұрын
Ngolwami ulwazi oluncane bhuti umkhulu wakho wayeqinisile, ungadlali izinyanga nabathandazi bakonise. Angbonge
@SibongiseniCele-tr7po
@SibongiseniCele-tr7po 7 ай бұрын
Siyabonga mkhulu nami sengisizakele ngoba ngikuleso simo
@mlondolozindlovu6348
@mlondolozindlovu6348 7 ай бұрын
Asibonge 🙏🔥 Mpunga yesintu mina ngihlala nobaba nomama kodwa ubaba akenzile lutho ekhaya komama mina ngikhula nje ngikhuliswa nguye ubaba naye umama sihlala sonke ngina 26yrs manje ngikhula ngaphansi kwesibongo sikababa ungenzela nkonke, Uma uthi Kumele ngibuyele ekhaya komama alisekho ikhaya komama mpunga and Umama ukhulele esibongweni esala ekwagane ugogo wakhe khona ekhuliswa ikhehla elaliganwe ugogo, kusho ukuthi ugogo kamama wafika naye Umama eshadweni manje abasekho kusele Umama futhi wazi lona lekhaya akhulelekulo engasiyilo elakubo ngizoyenjani mina umasengithi ngiyagana
@Mahawule
@Mahawule 7 ай бұрын
Eysh yanzima indaba yakho. Kodwa umawakho kmele azame ukthola noma izihlobo zakhe eziwuzalo
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 7 ай бұрын
Awuke uphume uyophahla emfuleni noma entabeni bike lodaba. Ucele nomhlahlandlela. Ngiyafisa bakuphe impendulo eqondile bakukhombe nezihlobo lapho ubaba wakho engakuhlenga khona.
@nduduzo777
@nduduzo777 7 ай бұрын
Ngaze ngakhumbula lengoma 🎶🎵Saliwa-Amacala Obaba💔🎶
@khanyisagumede6432
@khanyisagumede6432 2 ай бұрын
Asibonge
@thulanikhumalo7270
@thulanikhumalo7270 7 ай бұрын
Siyabonga mfoka Mbanjwa.
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea 7 ай бұрын
Siyabonga Mpunga.manje kumele wenzenjani uma ungumlanjwane kodwa zonke izinto onazo hlambe nomakoti umphiwe yithongo langakubaba??
@sibusisosehlabela1419
@sibusisosehlabela1419 7 ай бұрын
Thats why kugwele ama divorce amaningi ngayo lendaba lena.Ibashayile abantu abaningi.
@njabulongcobo3314
@njabulongcobo3314 6 ай бұрын
Eyi kuningi nje ekumele sikubhukhele yi hour uma izinto zinjena ngoba kukhomba ukuthi kuningi okusishayayo ayi ngoba sithakathwa kodwa izinto zabantu abadala😢
@bennettmabombo8976
@bennettmabombo8976 7 ай бұрын
Impunga yesintu camagu mkhulu
@Msongi
@Msongi 7 ай бұрын
Luhlube impela udlubi okhasini mkhulu Ngcobo omkhulu
@philemonmngomezulu4673
@philemonmngomezulu4673 7 ай бұрын
Mpungayesintu uma ubaba wakhipha amalobolo Kubo mama , umalume wawathatha engabikanga nabadala bengaziswanga ,ilungiswa kanjani ngoba ngisebenzisa isibongo sikababa,kanti nomama wakhipha umembeso wezingubo zamikiswa abo anti bazithatha.
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 7 ай бұрын
Usawela ngaphansi kwesibongo sasekhabomamakho wena. Wawuzophelela kube waqhubeka baze bagcagca
@highfrequencyzone9273
@highfrequencyzone9273 7 ай бұрын
NGicela ukubuza nge nsangu, ingabe Iya bhenywa yini nsangu
@goodmanmduduzi6504
@goodmanmduduzi6504 7 ай бұрын
Eish Ziyakhala ke manje😢
@PercyMahlangu-fy2gl
@PercyMahlangu-fy2gl 7 ай бұрын
Emakhosini Mkhulu, bengicela ukhulume ngetimbamba or lenkinobho yenhlolo (ngiyati kutsi timbamba) bengicela ukhulume ngato kutsi tani futsi tifakwa bantfu labanjani. Emakhosi.
@sandilesmisokhumalo9797
@sandilesmisokhumalo9797 7 ай бұрын
Syabonga mkhulu siyacela ku-part2 nentombi egana ngesbongo okungesona esayo.
@Jokademiks
@Jokademiks 4 ай бұрын
Ziningi izingane ezisazoshayeka njengoba abantu besifazane befihlela izingane obaba bazo ngoba bejahe imali
@mduduzishongwe1314
@mduduzishongwe1314 7 ай бұрын
MKHULU MPUNGA UMA INSIZWA ILOBOLO INTOMBI ESIBONGWENI ESI WRONG LA UMAMA WAYO WAGANA NAYO KHONA WENZA NJANI
@sabelozondi6754
@sabelozondi6754 7 ай бұрын
Qhawe lakithi uyaphila besinawe ku Mdedele eBuhleni uphile nje bhuti wami
@siphiwembiyela3886
@siphiwembiyela3886 6 ай бұрын
Hawu ngeke bakithi kungani mele sifele izono zo baba? Mina nje sengithathe isinqumo sokuthi ngizovala inzalo bese ngizikipitela nolunye uhlanga (umlungu, India noma I coloured) ukugwema yonke lento
@ShadrackChika
@ShadrackChika 7 ай бұрын
Thokoza mkhulu if I'm using my father's surname who never paid damages for me I send people on my behalf to my inlaws using my father's surname. My dad is late and my uncles r no more what do I do
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 7 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@andilentuli1309
@andilentuli1309 7 ай бұрын
Just go back to your maternal surname and send people to your inlaws from that side. Awuwakzi ukuzikhipha wena ekhabomama uziyise esibongweni sikababa wakho
@andilentuli1309
@andilentuli1309 7 ай бұрын
There's absolutely no way you can use your father's surname, if the necessary deliverables weren't paid for. It will cause problems for you.
@thembamdlongwa5586
@thembamdlongwa5586 7 ай бұрын
​@@vusimngomezulu2500 Vusi,lombuzo bewungaqondene nawe,awuyeke iMpunga iphendule uyeke ukuxova la. Waunakee ukunakwa ngento engakudingi nje
Ngithi angikwazise ukuthi ithongo lisebenza kanjani
17:44
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 10 М.
Ukubiza umuzi wendoda ngomfazi kuyayibulala indoda | Ukubika imfuyo nesibaya
15:57
“Don’t stop the chances.”
00:44
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 62 МЛН
Inhlawulo yokuhlawula ingane, kuba yizinkomo ezingu
18:07
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 18 М.
Ilathi lengane eyakhishwa | Impunga Yesintu TV
14:56
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 39 М.
Uma wembethwe izalukazi uyindoda noma wembethwe amakhehla ungowesfazane
17:35
Ayi! izinto zomsamo azipheli, ulungisa lokhu kuvele lokhu, kusho abantu
1:04:07
Ngidliwa isilwane esiswini unyaka nonyaka siyabuya
38:19
BantuTV_ONE1
Рет қаралды 35 М.
Ukhokho wakho | Indlu kaKhokho nezinto ezidingeka kuyo
16:25
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 10 М.
Nali iqiniso ngeSgubhu kanye noPhondo
17:26
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 11 М.