No video

Ngithi angikwazise ukuthi ithongo lisebenza kanjani

  Рет қаралды 8,505

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

2 ай бұрын

www.impungayesintu.co.za

Пікірлер: 45
@user-ll1ll4yu1b
@user-ll1ll4yu1b Ай бұрын
Akwande Mpunga yesintu ngezimfundiso zakho ezakhayo🙏
@lungilehlongwane6317
@lungilehlongwane6317 10 күн бұрын
Mkhulu siyabonga imfundiso yakho kwande mkhulu
@user-ii8ot1hf2r
@user-ii8ot1hf2r 2 ай бұрын
abantu abadala nabobangabantu abazona ilwane ngyathanda lapho Mpunga🙏
@Msongi
@Msongi 2 ай бұрын
Ey nduna kandaba ukhuluma into ejule ngendlela eyismangaliso. Ngoba ngake ngathola ukuthi ngimbethwe umuntu owayenesphiwo thizeni kodwa wafela ejele ngangamgeza emva kwezinyanga ezimbalwa ngevele ngaboshwa kumanje ngsahamba icala lento engingayenzanga ngyafisa ukufika kuwe.
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 2 ай бұрын
Ngybonga mnewetvhu nami ngiyabacela njalo ukuthi bangiphe okuhle kanti nami ngiyabanikelela nasenkonzweni . Ngizoli nda
@PhezileMagadla-ls9wv
@PhezileMagadla-ls9wv 21 күн бұрын
You are so blessed mkhulu injalo thats y we don't get same response
@thabisodladla5069
@thabisodladla5069 2 ай бұрын
🔥Lesi Shloko Sjule Kakhulu Munezindlebe Ezilalelayo😌
@Mank_Mindset
@Mank_Mindset 6 күн бұрын
Interesting kungabe izicathulo noma izicathula🙂?
@PhezileMagadla-ls9wv
@PhezileMagadla-ls9wv 21 күн бұрын
Mina ngicela kanye bodadewethu yingoba yingoba bonke abahamba kuqala babenezintliziyo laba abangapholile they watching me ngiphumelela
@CryptoGuy95
@CryptoGuy95 2 ай бұрын
Ei unzima mpunga yesintu🎉🎉🎉💯💯uShembe akugcine njalo mkhulu
@pnkxaba
@pnkxaba 2 ай бұрын
Siyabonga Mpunga Yesintu!
@masesimchunu-ff9xj
@masesimchunu-ff9xj 2 ай бұрын
Mpunga siyabonga 🙏
@sithembisophakathi2603
@sithembisophakathi2603 2 ай бұрын
Siyabonga mkhulu 🙏🙏🙏
@Spha753
@Spha753 2 ай бұрын
Syabonga baba
@user-sm3zv9cy4h
@user-sm3zv9cy4h 2 ай бұрын
Siyabonga kakhulu ngokusicathulisa❤
@theunknowndj331
@theunknowndj331 2 ай бұрын
Mpunga Yesintu 😊 You are a Star.
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 2 ай бұрын
Impungaaaaaa 🙏🏿🙏🏿
@msahhadebe74
@msahhadebe74 2 ай бұрын
Iyezwakala Mpunga yesintu kodwa engathi ibingaba no Part 2 lena ngoba ithi izwakala ikushiye ehlane ukuthi umuntu okuleso simo oselinde iminyaka ithini into yakhe, uphuma kanjani akekho ongafisi ukwenza okuhle nempilo eshintshayo.
@user-yl1jt3gx7e
@user-yl1jt3gx7e 2 ай бұрын
Mmhhh mhhh mhhhh kuyazwakala mkhulu indlebe ivulekile
@BishopNkosi
@BishopNkosi 2 ай бұрын
Impungaaaaaaaa
@sibusisosehlabela1419
@sibusisosehlabela1419 2 ай бұрын
Mkhulu wakhuluma indaba ejulile ekulalweni kwami kwathiwa ngibophahla emalanga mathathu ngesikhathi esifanayo bese konke kuyohlamba kahle okusho kuthi abantu abadala bacale bahlangane bakhulume bese bafuna indlela yokungenzela lezo zinto.Ngesinye isikhathi ngiyacela namuhla impendulo ngiyithole kusasa kuyahluka.Ngivumelana nawe mawusho njalo.
@JosephMadiki
@JosephMadiki 2 ай бұрын
Mpunga yesintu ndihabulela ngemfundiso zakho enkosi bawo
@samkelemepho1116
@samkelemepho1116 2 ай бұрын
Ngiyayizwa eyokulinda, ngilinda iskhathi esingakanani???, ngoba ikhona insinzwa engilekelelayo nayo ithi ngilinde, for how long ???
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
Kuya ngethongo lakho ukuthi lishesha kangakani
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 2 ай бұрын
Kulezo nsizwa oyithakazelayo ngithandu uMagutshwa ayi ngiyayivuma leyo ngathi ngiyayibona😅😅
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
😂
@mondlingcobo7578
@mondlingcobo7578 2 ай бұрын
Mina MaNgoyane Fuze elikhulu
@vicco3243
@vicco3243 2 ай бұрын
Lol Mina ngivuma uTshatshatsha...insizwa ke leyo
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 2 ай бұрын
😂😂😂
@PhilisiwePhilile
@PhilisiwePhilile 2 ай бұрын
Mpunga ngicela ungisiza ngemugudu yokunikelela iydalwa neminikela yakho ngokwahlukana kwakhona
@user-gm7rt9in5k
@user-gm7rt9in5k 2 ай бұрын
Sawubona Mkhulu wempunga channel ngicela ukubuza umqhele wakho usho uku une spirit sama hosana ngoba nami ngiphuphe wona lo mqhele ofana nowakho?
@user-lx4zw4fu8p
@user-lx4zw4fu8p 2 ай бұрын
Wemnewethu mfoka vaphi emakhaya siphila ngeyindlela ezahlukeni akasithi nangu umfowenu ufundile akafuni sidalo ukuyosebenza kodwa umsebenzi uyawuthola balance esihlalele asebenze inyanga eyodwa awuyeke afune ukuphiwa yinina kuyikho lokho aze alikhiphe ngomlomo elokuthi ngeke yena asebenze enabqfowabo afune nimfunze njenge phuphu lenyoni avelathi nginikeni imali engakhubazekile ayoyidla nabangani bakhe siyisebenze kanzima thina ngeke mpunga
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
🤠
@nkosinathi7645
@nkosinathi7645 2 ай бұрын
You can't pour from an empty cup
@lindachristophermlangeni2867
@lindachristophermlangeni2867 2 ай бұрын
Uyaba yini ithongo uma ungumuntu owanenhliziyo ebukhuni, nkanti futhi uma uphahla noma ukhuluma emsamo awubizi abantu ababethanda izinto ezinhle bethanda nenqubekela phambili
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
Uphahla kanjalo impela uqinisile, uzobabiza labo kanti abekho bonke babenomona, benenhliziyo ezilukhuni, kunomzali oke azonde ingane yakhe
@user-hp7lz9jo8v
@user-hp7lz9jo8v 2 ай бұрын
May you kindly explain as to say what is a relationship between abaphansi and a person and "inzuza".
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@bongumusahlophe6708
@bongumusahlophe6708 2 ай бұрын
Ahlala lapho ethanda khona.​@@vusimngomezulu2500
@BabaDlamini71
@BabaDlamini71 2 ай бұрын
Kodwa kehla lo oshota ngo R100 kanti uzotenga ubeer senzanjani kehlalam ngaloko nkosiyam usebenze kabuhlungu kubeko laba beza kanjalo ube umazi ukuti yebo akathathi ntweni maar uzokucela eye beer
@DumolwakheHopewell
@DumolwakheHopewell 2 ай бұрын
introduction is too long, video only started after 4 minutes.
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
Ngicela uxolise inhliziyo ngeke kushintshe lokho, njalo uma ngizokwethula inkulumo ngzozibonga ngicaze ngeChannel ngoba kunabantu abasha nsuku zonke kumele sibachazele, uma ungakuthandi lokho fast forward ivideo
@RN-wq7vi
@RN-wq7vi 2 ай бұрын
Muyeke azibongele nmewethu
@Spha753
@Spha753 2 ай бұрын
It's easy, just forward a video
@kwaneledamoyi2347
@kwaneledamoyi2347 2 ай бұрын
Wena umehluku ukuthi awuthwebuleki ngoba izimpi zakho ziliwa ngamathongo. Endizama ukutsho abantu baya Ganga unikela kanti nikeza ngamandla thongo lijike libenolaka. Kodwa yipha kodwa hayi kakhulu.
Uyakhishwa yini umlanjwana uma usuganiwe koMalume
17:49
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 4,2 М.
لقد سرقت حلوى القطن بشكل خفي لأصنع مصاصة🤫😎
00:33
Cool Tool SHORTS Arabic
Рет қаралды 29 МЛН
Fast and Furious: New Zealand 🚗
00:29
How Ridiculous
Рет қаралды 45 МЛН
World’s Largest Jello Pool
01:00
Mark Rober
Рет қаралды 113 МЛН
Задержи дыхание дольше всех!
00:42
Аришнев
Рет қаралды 3,8 МЛН
Impumelelo yakho ivinjwe ilenhlambuluko ongafuni ukuyenza eqondene nawe nqo
18:25
Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?
26:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 57 М.
Izimpawu zomuntu ongafanele ukushisa impepho
13:00
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 12 М.
Ukulobola /  Ukuthenga abantwana.
31:01
EKUPHILENI TV | DR XULU
Рет қаралды 4,4 М.
Ithongo vs Idlozi - Gogo Dabuluvalo
10:38
TSOGO TV
Рет қаралды 40 М.
Isithembu siyinto ejulile kakhulu
29:42
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 9 М.
King Bhaka uveza imfihlo ngo pastor Mboro nenyanga yakhe
27:40
Ukuze konke okucela emsamo kwenzeke naku ekumele ukuqonde
23:54
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 31 М.
Wenzanjani umthakathi okuthakathyo futhi umbonangani
37:04
HX MBOTHO
Рет қаралды 34 М.
لقد سرقت حلوى القطن بشكل خفي لأصنع مصاصة🤫😎
00:33
Cool Tool SHORTS Arabic
Рет қаралды 29 МЛН