Ukuphupha imali emhlophe |

  Рет қаралды 10,087

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер: 34
@luckytau6331
@luckytau6331 9 ай бұрын
Wawahlaziya kamnandi Mfundisi kwakhanya kwathi Bhaaah! 👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾 Syabonga Baba, makwande kukhanye empilweni yakho!🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 9 ай бұрын
Ngiyabonga kakhulu, NGIAYATHOBEKA, INkosi ikulonde mfowethu.
@thulisilekhumalo4493
@thulisilekhumalo4493 3 ай бұрын
Amen Pastor ngcela ukubuza ngiphuphe nginikela ngemali emhlophe neyamaphepha ngabe kuchazani lokhu Pastor
@nomsantuli4943
@nomsantuli4943 7 ай бұрын
Siyabonga kakhulu Pastor. UNkulunkulu akubusise 👏👏👏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 7 ай бұрын
Kubonga mina, Ngiyathoba
@patiencecwele7203
@patiencecwele7203 7 ай бұрын
Amen baba mina ngiphuphe ngiphiwa imali emhlophe engu R9 ngiyiphiwa ngabakwa sassa bengilethele yona ekhaya ngabe kuchaza ukuthini ngiyabonga.
@LorenzoLorenzo-gf8gp
@LorenzoLorenzo-gf8gp 7 ай бұрын
Syabonga pastor ukusichazela ngamaphupho singawaqondi asho ukuthin.Bengicela ukubuza ukuthi uma uphupha unikeza ugogowakho osaphila imali ekhanyayo athi mugcwalisele ngoR2 uvele umnike won uR2 kodwa ongamaR1 amabili.lokokusho ukuthin .
@thobilethobile253
@thobilethobile253 4 ай бұрын
Ameni pastor ngicela ukubuza ngiphuphe ubaba wontanami e counter imali emhlophe kungabe kushukthini
@Mr_Clive
@Mr_Clive 4 ай бұрын
Amen 🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 4 ай бұрын
thank you. Stay blessed.
@zetuzabo3885
@zetuzabo3885 4 ай бұрын
Syabonga Pastor 🙏
@LondiweMajola-h3z
@LondiweMajola-h3z 9 ай бұрын
Amen pastor siyabonga kakhulu incazelo zakho. Ngicela ukubuza pastor ngabe kusho ukuthini ukuphupha isesheli sikunika ibhengela lasesandleni eliyigolide
@NufliqOnline
@NufliqOnline 9 ай бұрын
1. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle uma ulifakwa; lusho ukuthi lomuntu uzimisele ukukunika uthando, nokukukhathalela nokuzibophezela kwakhe kuwe uma kungelegolide. UHezekeli 16:11 Ngakuvunulisa ngezivunulo, ngafaka amasongo ezandleni zakho nomnaka entanyeni yakho. 2. Futhi *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle uma ulifakwa; lusho lomuntu kungenzeka ukubophelela kuye ukuze ningahlukani kalula. UGenesise 24:22 Kwathi amakamela eseqedile ukuphuza, indoda yathatha icici legolide, isisindo salo siyinxenye yeshekeli,* namasongo amabili ezandla zayo, isisindo sawo singamashekeli ayishumi egolide, yathi 3. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle uma ugqoke elegolide; lusho inhlanhla nesibusiso, uthando, umendo, injabulo, nefa, nenzuzo ezofika ngokuzikhandla kwakho. 4. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle uma ugqoke elesiliva; lusho ukuthi lindela inhlanhla nokwanda kwenzuzo yakho. 5. Futhi *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle uma ugqoke elesiliva; lusho ukuthi izidalwa zakho zihlambulukile futhi konke kuzohamba kahle. 6. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu olubi uma ugqoke amabili; lusho ukuthi kungenzeka ujola namadoda amabili uma ungowesifazane. 7. Futhi *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle uma ugqoke amabili; lusho ukuthi usalindwe ukuthatha isithembu uma ungumuntu wesilisa. 8. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle kwesinye isikhathi uma ugqoke amabili; lusho ukuthi kumele uwathole ukuze uzihlanganisa izidalwa ezikwembethe. 9. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle uma elinsundu; lusho ukuthi izidalwa zakho zifuna ukuthi ulithole futhi ulifake esikhundleni sesiphandla. 10. Futhi *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu oluhle uma elinsundu; lusho ukuthi umbethwe yezidalwa futhi uzihloniphe uphinde ulandele ubizo. 11. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu olubi uma likubamba; lusho ubunzima, nobudlelwane obunengcoindezelo. 12. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu olubi uma belithatha; lusho ukuthi lindela ukwaliwa, ukulahlwa, nokudelwa, noma ukulahlekelwa okukhulu emkhakheni emkhakheni wakho. U-Isaya 3:18 Ngalolo suku iNkosi iyakususa imihlobiso yawo: izigqizo, nemiqhele, nezimbedu ezinjengenyanga, 19 neziqhaza, namasongo, nezimvakazi. 12. *Uma uphupha ibhengele;* wuphawu olubi uma lirusile; lusho ukuthi kunezidalwa ezingcoile futhi odingeka zigezwe noma uthando nobudlelwane sebuqala ukufekela,.
@sphilisiwembatha8157
@sphilisiwembatha8157 5 ай бұрын
Amen pastor ngicela ungihlaziyela: mina ngiphuphe imali emnyama isebhakedeni elimhlophe.
@NomthandazoMasondo-r4w
@NomthandazoMasondo-r4w 28 күн бұрын
😢😢😮 Mina nkosi yam 💔😭 ngphuphe ngibanjwa inkunzi abafana ababili bangigwaza, angazike kodwa ukuthi ngilulame nini ngoba ngizibona sengiryt kodwa futhi ID yam ne khadi bekukhona kusale emabeleni ngase ngizibona ngikhipha imali emhlophe ngayibeka angsazi ngididekile😢
@SpheleleMthethwa-c9p
@SpheleleMthethwa-c9p 2 ай бұрын
Amen pastor kuchaza ukthini ukuphupha ucosha imali emhlophe R5 laba aba silver abangenayo la part i brown phakathi after lokho bese kuya khemezela amachaphaza ambala lidlule
@ThembileMazibuko
@ThembileMazibuko 4 ай бұрын
Sawubona pastor ukuphupha ufumbethe imali emhlophe nemnyama uyifumbethe ngazozobili izandla mese uphisane ngayo le emunyama
@Bherede
@Bherede 2 ай бұрын
Danko Nkosi 🙏🙏🙏
@Lulu_Wrld_.
@Lulu_Wrld_. 9 ай бұрын
Pastor kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye umbheka njalo njalo
@nonkululekontombela4635
@nonkululekontombela4635 6 ай бұрын
Ngiyabingelela Pastor Ngicela ungichazele , ngiphupha njalo ngibona imali emhlophe kodwa isuke ihlangene nama 10c or 20 cents lawa a gold wamanje ayisabi yodwa
@AbongileAbongile-d7k
@AbongileAbongile-d7k 9 ай бұрын
Mkhulu ngicela ukubuza umah uphupha umngcwabo womntwana osewashona vele engcwatshwa futhi ephupheni kusho ukuthini?
@sibusisososharh8423
@sibusisososharh8423 4 күн бұрын
Greetings pastor kusho ukuthin ukuphupha amakhekhe akhisimusi?
@NufliqOnline
@NufliqOnline 4 күн бұрын
Filename Ukuphupha amakhekhe Video link kzbin.info/www/bejne/mmbZZ6WngbNqmKc
@AnathiNzama-s3m
@AnathiNzama-s3m 4 ай бұрын
Sawubona mfundisi Ngisacela ukubuza kuyini ukuphupha imali emhlophe phambi kwakho iphansi eningi
@NufliqOnline
@NufliqOnline 4 ай бұрын
Hawu kodwa ngane yakwethu, ivideo ichaza ngemali emhlophe; Please watch the video. impendulo iphelele kule video. Thank you.
@Vikile_Mtshali
@Vikile_Mtshali 9 ай бұрын
Ngyabonga mfundis u number 11, bengikhathazekile.
@NufliqOnline
@NufliqOnline 9 ай бұрын
you're welcome, Stay blessed
@NomaziziDlamini-zd8np
@NomaziziDlamini-zd8np 5 ай бұрын
Ukuphupha uchola imali emhlophe esgangeni ipack kuma money bag kuvele ikhehla ngiyichosha lathi ungayichoshi lomali yishiye akho ryt
@ZodwaTsotetsi-uf6xr
@ZodwaTsotetsi-uf6xr 4 ай бұрын
Mina ngphuphe ngiphiwa imali nginikwa abantu abahlukene kodwa banginike ndawonye ama R100 wamaphepha
@BonisiweButhelezi-r1x
@BonisiweButhelezi-r1x Ай бұрын
Thokoza mkhulu ngicela ukubuza kuchazani uku phupha unikela ngemali emhlophe esontweni ???
@NufliqOnline
@NufliqOnline Ай бұрын
Please watch this video, it might be helpful. Filename Ukuphupha ukhipha umnikelo Video link kzbin.info/www/bejne/jojTmpV3j6mYiac
@thabisaherron3837
@thabisaherron3837 5 ай бұрын
Sakubona babufundisi ndiphupha ndichola imali emhlophe ne brown ingaba kuthetha ukuthi kodwa ndiye ndanovalo xa ndibona le brown 😢
@YamkelaniMgcikwa
@YamkelaniMgcikwa 7 ай бұрын
Celubuza ukuba xa uphupha lemali uyikhupha kwi washing obuyhlamba ingeyoyakho & uziva ngathi unovalo cz ayoyakho lonto ithethuthini
@senzoluwantshi143
@senzoluwantshi143 2 ай бұрын
Thokoza kehla mina ngiphuphe nginikwa imali emhlophe engango R160 omunye wabafowethu ethi ucela ngsendele muntu thizeni U R160 nge bank account ngabe kuchazani lokho
Ukuphupha imali emhlophe nokubaluleka kwayo uma uya emanzini.
29:05
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 59 М.
Ukuphupha imali ehlukahlukene
5:48
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 12 М.
World’s strongest WOMAN vs regular GIRLS
00:56
A4
Рет қаралды 28 МЛН
2 MAGIC SECRETS @denismagicshow @roman_magic
00:32
MasomkaMagic
Рет қаралды 32 МЛН
Players vs Pitch 🤯
00:26
LE FOOT EN VIDÉO
Рет қаралды 114 МЛН
Umbonakanjani umuntu omkhethelwe idlozi lakho
23:20
HX MBOTHO
Рет қаралды 32 М.
Ubona Ngani Ukuthi UneSthunywa.[0780046059]
14:46
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 317 М.
Ukuphupha imali yamaphepha | @pastorweningi
9:09
Nufliq
Рет қаралды 107 М.
Ukuphupha Imali Emhlophe
2:07
Gogo Mahlabahlabane
Рет қаралды 15 М.
Isboshwa esabona ijele elingaphansi komhlaba
14:07
Secret TV Production
Рет қаралды 175 М.
AMAPHUPHO ngo R10,  R20, R50, R100
6:31
HX MBOTHO
Рет қаралды 118 М.
ukuphupha ucosha imali ewuhlweza phansi | @pastorweningi
7:03
Pastor WeNingi
Рет қаралды 25 М.
Ukuzalwa wembethe nezimpawu zakhona
4:11
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 81 М.