No video

AMAPHUPHO ngo R10, R20, R50, R100

  Рет қаралды 107,835

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

imali isho ini ephupheni

Пікірлер: 521
@basetsanabontleconnierampa9754
@basetsanabontleconnierampa9754 2 жыл бұрын
The best explanation about paper money....Siyabonga 🙏🏾❤️
@mazulu6786
@mazulu6786 2 жыл бұрын
Say that again dadewethu
@PumzaManundu-sk2fj
@PumzaManundu-sk2fj Ай бұрын
Sawubona cc unjani ndithonge umntu wasekha owatshona kudaala Encinitas imali engu 100 rand .
@zankandi
@zankandi 7 ай бұрын
Siyabonga kakhulu. Konke okuchazayo sekuyawenza umqondo kumina ngoba ngaphupha leMali ochaza ngayo. Konke kumina kwenzeke njengoba usho kuzo zonke leziziMali. 100% incazelo yakho kumina, ngiyabonga.
@teninamagagula410
@teninamagagula410 Жыл бұрын
Yati you are so on point dear, thank you so much. I'm getting more clarity about my dreams. Keep it up cc, you are so helpful, you are a messenger, siyabonga
@wendymhlongo8362
@wendymhlongo8362 2 жыл бұрын
I love how you explain dreams yaz zolo ngphuphe R100 the following day ngabo 20:36 kwahlala nyoni emnyama banga msindo kwi roof lekamero lami kwaphela uksaba ngaphuma ngasebenzisa rough salt ngayishaya ngawo yabaleka kwashwaqa inwele ngabe sengthandaza 😇😇
@thabangdavid5948
@thabangdavid5948 2 жыл бұрын
Thokoza gogo, thanks so much for explaining, you are a blessing 💓💓💓💓
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga kakhulu
@nontuthukohadebe55
@nontuthukohadebe55 Жыл бұрын
Thokoza gogo
@nontuthukohadebe55
@nontuthukohadebe55 Жыл бұрын
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha igcatshwa ngiphuphe isisi wami engigcaba inyawo ethi ukhipha igazi
@chemanezoleka4862
@chemanezoleka4862 Ай бұрын
Amen cc. Ngicela ukubuza imali emhlophe yona isho ukuthini.
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 3 ай бұрын
The best explanation ever...you are spot on ma'am...mina I have a gift yokubona izinto ngokomoya...
@peacemakermccambly6008
@peacemakermccambly6008 2 жыл бұрын
🤗🥰 Thokoza gogo makwande kukhanye Amen. Sengathi ungakhula kakhulu uphile, udlondlobale, uphephe futhi 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
amen ngyabonga
@user-mf7ze2ps9t
@user-mf7ze2ps9t 2 ай бұрын
Amen cc muphuphe imali emhlophe ama 1 rand ieacosha phansi exubene no sheleni abamnyama kodwa ungabacoshi osheleni ucoshe amashumi kuphela AMEN
@nomaswazishabalala2121
@nomaswazishabalala2121 Ай бұрын
Syabonga cc🎉
@djbouga511
@djbouga511 Жыл бұрын
❤I'd like to Thank you I always refer to your videos always when I dream .they show light nd understanding much appreciation to you
@rhulanifurumele9728
@rhulanifurumele9728 11 ай бұрын
That's what I do as well
@beautysimelane5019
@beautysimelane5019 2 жыл бұрын
ngiyabonga ukukwazi and am so happy. and just wana say thank you so much for explaining isimo sokugcwala kwezinyoni eyadini kanye nesimo sama juba amabili noma elilodwa. youre blessed and you are my super star. thank you thank you🙏🙏
@user-tz7jh1hx7v
@user-tz7jh1hx7v 23 күн бұрын
AMEN cc Mina ngiphuphe o100 abaningi ngiba phiwayi boss yam
@ConfusedAquaticWhale-rm4cl
@ConfusedAquaticWhale-rm4cl 4 ай бұрын
What an amazing explanation! I am impressed 😂salukazi
@bonganimthembumthembu7175
@bonganimthembumthembu7175 2 жыл бұрын
Thokoza gogo wam 👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼💙💙💙💙💙💙💙ngibonga kakhulu mina
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga nami
@user-tr1ot2zn1g
@user-tr1ot2zn1g Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu cc inkinga angazi ngingakuthola kanjan ifoni yakho ayingeni cc bengithanda ukukhulum naye
@BongekileVictoriaSimelan-kf2gj
@BongekileVictoriaSimelan-kf2gj Ай бұрын
Wow thank you so much for the explanation
@Zama-K
@Zama-K Жыл бұрын
Sawubona sesi... Ngiphupha iEx yami ucela R2 sime kuBoader and Mina ngatsi ngiliphoyisa ngisebenta kuboarder yena ngatsi bekafuna kuwel but it's unclear lapho. I gave him loR2 wabonga and bekebukeka ahawulis futsi angahlobanga. Ngyabonga
@Philahzee02
@Philahzee02 25 күн бұрын
🙏🙏🙏😭😭😭, I dreamt about Plenty R10's and R100's thanks a lot for clarity I'm happy to know, and I can witness what you have just explained it's true, it's happening as we speak to me 😭 😭 😭 🙏🙏🙏.
@agneszodwa4122
@agneszodwa4122 Жыл бұрын
Thokoza gogo!👏 Mina ngiphuphe imali eningi emhlophe abantu beyicosha phansi kodwa mina i was sitting in a taxi emnyango just looking at them. Ngahlika kwi taxi just by moving my leg ivele futhi enye imali eningi emhlophe kodwa mina bengisaba/bengingafuni ukuyicosha nginovalo. Bengibabonisa yona ngoba mina bengiyibona kalula. La ngithinta khona iyavela, la nginyathela khona iyavela and ivela iyiningi.Bona la bantu bebangayitholi kalula kodwa mina beyivela kalula ibonakale ize ibe yiningi. Ngase ngibona umuntu wesifazane ephansi ngamadolo ethi kimi : kuzomele ngiphuze la esho engibonisa ujeke wesintu phakathi kunomuthi sengathi uhlanganise nehewu kanje ethi ngiphuze. Ngase ngisho ukuthi mina angeke ngiphuze ngiryt. Wasethi kimi ok hlala kanjalo ke ngeke uyithole / access yokuthi ngibe nayo lemali. Namhlanje ekuseni uma ngivuka i went to a shop to buy bread and first thing i saw on my way imali emhlophe uR1.00 and i decided to pick it up ngase ngiyibeka le R1.00 la endlini. Please advice ngoba angazi ukuthi kusho ukuthini konke lokhu. Thokoza gogo👏👏👏👏
@nomthandazonxumalo4523
@nomthandazonxumalo4523 3 ай бұрын
Ngyabonga gogo waze wachaza kahle vele wangibeka esthombeni uyakwazi mpela ukuchaza ukhule kwelikamoya ngyakubongela🙌❤
@noninaalakhe4988
@noninaalakhe4988 Жыл бұрын
Kunini ndifuna ukuwazi ukuba kuthetha ukuthi wooow ❤❤
@tracysamkelisiwe7283
@tracysamkelisiwe7283 2 жыл бұрын
Thokoza gogo siyabonga 👏🏼♥
@Bheki-qq7ob
@Bheki-qq7ob Ай бұрын
Siyabonga sisi mina ngicela ukubuza uma uphuphe unikezwa o 100 abasha umuntu ungambon Lona okunikayo ngabe kushoni
@thembaxulu8667
@thembaxulu8667 8 ай бұрын
Amen Ngiphuphe o R200 abaningi.
@SfisoTembe-wg8zo
@SfisoTembe-wg8zo 3 ай бұрын
Syabonga
@user-iy8gq3or2k
@user-iy8gq3or2k 22 күн бұрын
Aman ndicela ukubuza xa uphupha ushayiswa yimoto uhamba nabantu ababantu uhamba nabo bathathwe yilemoto ikushayisayo bona
@user-cp9zz1mv9j
@user-cp9zz1mv9j 4 ай бұрын
Ndiybulela ngotyhilo lwamaphupho
@thabanindlovu7245
@thabanindlovu7245 2 жыл бұрын
siyagonga kakhulu, UNkulunkulu aqhubeke akubusise ngomsebenzi wakho. ngiphuphe ugogo sengathi uyasukuma, uma esukuma ushiya indwangu phansi egoqe imali emhlophe (oR2 abaw 8 or more grouped in to two groups), kube sekuqhamuka umalume wavula lendwangu wathatha imali ethize loku kwenzeka nje ngiyamubona umalume ethatha sakuntshontsha ngoba ebengacelanga futhi umlindile ukuthi asukume ugogo, uythathileke leyomali wase wahamba umalume. ngibe sengiya khona ngafika iqoqo elilodwa lalemali lisakhona (meanimg umalume took ingxenye not yonke) ngibe sengiythatha lemali esele. kuphele lapho. Amen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kushoukuthi ezihlobeni zakho kunosebenzisa idlozi ngendlela ethize engalungile ngoba kuvimba okwenu ukuthi kungezi kalula futhi ezisiza yena yedwa ubukhonjiswa lokho
@vusithusi4105
@vusithusi4105 2 жыл бұрын
Kwaze kwalukhuni,nami ngiphuphe sengathi sihlezi phansi etshanini mase sisukuma kunenqwaba yo R5 no R2 ivele ithathwe ngomunye umuntu athi uzitholele,qede ngihambe eceleni kwalapho nami ngithole u R5 no R1
@nonkazimlo5620
@nonkazimlo5620 Жыл бұрын
Gogo,ndiphuphe imali enguR500 engama R100 Nana R50, ngathi ndiyinikwa yocolleague kusho ukuthini cause yimix bt bekuyiR500
@NelisiweMaphumulo-ss3ul
@NelisiweMaphumulo-ss3ul 3 ай бұрын
Siyabong
@mduduzingcobo4568
@mduduzingcobo4568 2 жыл бұрын
Sisi wami angiphinde ngibingelele . Ngiyaxolisa ukubuza okuhlukile esihlokweni . Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha uthenga izingubo.
@BongiweMzizi-it6bm
@BongiweMzizi-it6bm Жыл бұрын
Siyabonga cc sichazelekile 👏👏👏
@NowezileVundle
@NowezileVundle Күн бұрын
Ndicela ukubuza mayicwele. Iskhwama ngiyiphiwa ngumontu owashona ichoukuthini
@user-we5rd9gr8k
@user-we5rd9gr8k 5 ай бұрын
Thokoza gogo. Ngicela ukubuza ngiphuphe ngigijima ngahlangana nomfana wanginikeza uR20 aT ngigibele itaxi ngagijima uma ngika emgaqeni ngathola inkosi imile sabukana. Kwaphela kunjalo
@cynthiacele3959
@cynthiacele3959 2 жыл бұрын
Amen Sisi ngiphuphe ngigibela itaxi emhlophe ngigqoke ingubo emhlophe ngikhokha ngemalii eyisiliva yonke ngicela ungichazeleplz
@user-kv6ye1hj5h
@user-kv6ye1hj5h 4 ай бұрын
Siyabonga kakhulu. Uma uphupha uphethe oR20 abanike abanye abantu abazokusiza bese usala nemali emhlophe R2, R5
@NokuzolaCele-fi1is
@NokuzolaCele-fi1is Жыл бұрын
S'yabonga wabeka kwacaca
@thabomokone6384
@thabomokone6384 2 жыл бұрын
Thokoza gogo, ngicela ukubuza, ngaphupha ngiwine u 3.2 million Rands owaba ngama R100 odwa, ngabe kwakusho ukuthini lokhu.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
wawusho amandla okuboniswa izinto zabantu azoba yisikhathi eside kuwe ekhona esebenza
@thabomokone6384
@thabomokone6384 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngiyabonga gogo, kodwa uyenza kanjani into ekuwe oyiphiwa ngabadala ukuba usebenze.
@NowezileVundle
@NowezileVundle Күн бұрын
Mawuphupha. Uphiwa. Inumber ze lotto. Kushoini. Lokho
@silindokuhlevalentiahlangu4333
@silindokuhlevalentiahlangu4333 2 жыл бұрын
Siyabonga Gogo bengi phuphe amaR100 ebengiwa nikwa ubaba ebo more than R2000 kodwa futhi ngathi ngikhulelwe sengizo teta
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ukuteta kusho into ethize ezokwenzeka ibeyinhle kuwe noma ingabi yinhle kodwa ulindele shukuthi izindaba ozozizwa ezinhle noma ezingekho zinhle ngawe ,leyonto isisendleni ukuthi uyizwe noma uyibone ,imali ewu R100 isho ukuthi uzoba namandla okubona izinto ezithize obekumele ungaziboni noma ungazazi kodwa uzozazi
@user-ov2pv8ux3s
@user-ov2pv8ux3s 5 ай бұрын
Thanks I was always dream alot of hundred runds
@ZamathonsiNdlovu
@ZamathonsiNdlovu 2 ай бұрын
Best explanation thokozo ❤
@user-ei7kf3lz7o
@user-ei7kf3lz7o Жыл бұрын
Camagu Mama. Yhooo ndaze ndakahathazeka leliphuoho le 20 Rand. Cz ndiziphuphe zininzi ingathi umntu ondinikayo uyandinika and iyazala zenza iR100 so izobuya iyiR150 kodwa bendiyicela kuye andithengele I drink so athi mandithenge icoke zibe yibe yi20.😢😢😢
@sibongilemawela
@sibongilemawela Жыл бұрын
I had a dream of same one pouring me with water while im sleeping with horse pipe and the following day dreami of some one selling white chicken then saw my self holding one chicken it seems like i bought one
@mlungisijali9562
@mlungisijali9562 2 жыл бұрын
Gogo Thokoza Sengivele ngaphaphama ngivuswa yiphupho lalomelaphi wendabuko ebesikasakhuluma ngaye
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ubenzani ephusheni ngicela ungichazele khona ngizkwazi ukthi butshelwa ini ngye khona kuzo nendla esizozama ngayo ukthi simumise ngyacela
@nokubongakhwela5568
@nokubongakhwela5568 Жыл бұрын
Wow sis kunin ngiphupha o100 kodwa ngingacaciseleki. you are so on point syabonga
@AmericoAngelomarrengula
@AmericoAngelomarrengula 3 ай бұрын
Hi ncela ukubuza Uma udobha Ngo 10 uwenziwani ngoba angicali ukudobha Ngo 10 rand angiphuphanga into eyenzekayo angibonge
@nondumisonomzi8054
@nondumisonomzi8054 2 жыл бұрын
Ndiyabonga sisi ngoku ndivuka no 20rands ndibathatha kumntu endimaziyo uba ulutshaba lwami le family emveni koko ephutshen ndashiywa yi bus camagu
@okogcinambayeka233
@okogcinambayeka233 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo In my dream I was giving my late mother some clothes I hanged them near the Kraal and she appeared wearing the clothes and smiled we were then all happy ekhaya drinking and laughing then I was given so much money a lot of money I don't remember whether it was 100 notes or 200 but we were just happy. Manje angaz ukuthi lokhu kushoni
@user-nf4kz1js6e
@user-nf4kz1js6e Жыл бұрын
Xa uphupha imali ezii silver but ayikho mdaka kuchaza ntonii
@ThandekaMdima
@ThandekaMdima 21 күн бұрын
Thokoza gogo ngicela ukubuza Uma ubaphethe ubenze ibhola esandleni sakho kuchazani
@limukanincube2843
@limukanincube2843 2 жыл бұрын
You are blessing...thokoza gogo
@user-ef7sp5rw9w
@user-ef7sp5rw9w 5 ай бұрын
Ngyabonga gogo ngiyanelisek
@marriammawela4009
@marriammawela4009 Жыл бұрын
Thokoza Gogo ngiyabonga izimpendulo sengizitholile ngi phuphe u 100 Kanye no 10
@sharonshiba6548
@sharonshiba6548 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo izolo I dreamt umzala wam ephephe R50 notes ezinindzi and she gave me one and wafuna unika yonke I refused kuba I knew I wouldn’t be able to play it back.
@samuelsotho3800
@samuelsotho3800 2 жыл бұрын
Thokoza ngicela ungichazele ngokuphupha imali ongayiboni kodwa wazi kahle ukuthi eyakho futhi imalini abantu bejabulile ngoba ubapha ingxenye yayo lemali thokoza👏
@nokuthulamngomezulu6996
@nokuthulamngomezulu6996 2 жыл бұрын
Amen, siyabonga kakhulu
@thuthumchunu1414
@thuthumchunu1414 Жыл бұрын
Asibonge gogo👏
@bongekilekhanyile1523
@bongekilekhanyile1523 Ай бұрын
Syathokoza 🙏🙏
@sibongilemawela
@sibongilemawela Жыл бұрын
Hello gogo I had a dream about school shoes...I bought a school shoes when I wear it just for fitting a find that they a fitting me nicely but they a dirt in side with small sand so I return it to the shop so that they can give me the new ones ...then I wake up
@sizakelemngomezulu5595
@sizakelemngomezulu5595 Жыл бұрын
Unjani sisi, ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha imali eyisiliva lena yakudala 10c 20c no 1rand lona omkhulu wakudala ngiyabonga
@user-kt4cg4wv7m
@user-kt4cg4wv7m Жыл бұрын
Ukuphupha utshala imali kusho ukuthin gogo Thokoza
@MaliNkosi
@MaliNkosi 3 ай бұрын
Ngiyabonga gogo ubusiseke ❤
@NellyMthuli
@NellyMthuli 15 күн бұрын
Eyi syabonga ngenzacelo yemali benginokuphupha oR50 no R100 abaningi ngenyanga edlule ngathola ukuthi kuthiwa ngishonile kwavaleka yonkinto yami angitholi grant amabank avaliwe angisebenzi kuthiwa angilinde u6months ukulungisa loludaba
@user-ls1fx6wg1j
@user-ls1fx6wg1j Жыл бұрын
Syabong sister
@PrettyMoyo-lk7mq
@PrettyMoyo-lk7mq Ай бұрын
Amen 🙏 🙏 🙏 ❤
@elizabethbadela8260
@elizabethbadela8260 2 жыл бұрын
Thokoza gogo bendicela ubuza ma uphupha uhamba ngemoto uqutyelwa mawusehla wehlela ngasemlanjeni mawusithi ecaleni kwalamamzi kukho udaka kwelodaka kukho uR10 nazo Zonke icv Zam ndibesendizichola ndicela ubuza ingaba lithetha ukuthini gogo eliphupha
@kokelamartha5430
@kokelamartha5430 2 жыл бұрын
Thokoza gogo reya leboga
@phumelele7222
@phumelele7222 Жыл бұрын
This is very interesting 🤔
@thandipride9171
@thandipride9171 2 жыл бұрын
Syabonga gogo mina ngcela ukbuza uma uphupha imali eningi emhlophe yodwa kusho ukthini
@msukingwadla9852
@msukingwadla9852 Жыл бұрын
mandibonge sisi ngencazelo yakho ndicela ukwazi ukuphupha uphunyelwa lizinyo kube sekuphinda kuphuma elinye kuchazani lonto
@fundiswawoni8969
@fundiswawoni8969 Жыл бұрын
Same day a dream all my kids bethunjiwe umama wam sewatshona nobaba wam kodwa ndiphuphe ndihamba naye wabe umama ekhuluma nami nobaba bekhuluma ukuthi ingane zam zonke zithunjiwe mina dabuza kumama ukuba yini lena in ayifunayo wathi umama yimali eningi ngeke si enayo wathi oyedwa bambulalile
@SibusisoMkhwane-jt6fo
@SibusisoMkhwane-jt6fo 4 ай бұрын
Thokoza gogo siyabonga🙌🙏.mina ngicela ukubuza mawuphupha ucosha oR2 abawu3 endleleni .lokho kuchazani?
@thabolephole9498
@thabolephole9498 Жыл бұрын
Ngiyathokoza Gogo. Bengayazi yaka R100. Ngabaphupha bebaningi manje sengyazi basho ukuthini.
@jabulilekhumalo1978
@jabulilekhumalo1978 2 жыл бұрын
Siyabonga..ngincela ungincazele ngokuphupha u200 wona ngoba umyeni wami waphupha o200 abaningi kakhulu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
wayetshengiswa isimo esithize esingase senzeke emhlabeni esizodlula nemphefumulo yabantu kodwa yena asinde
@lydiamtshali7355
@lydiamtshali7355 Жыл бұрын
Siyabonga gogo 🙏
@dorahmncube3813
@dorahmncube3813 Жыл бұрын
Siyabonga gogo sibonga kakhulu
@LediciaMamahadi
@LediciaMamahadi 10 күн бұрын
Ngibonema 10,20,50,cents mangilandelela kuvelau R10,20,50,100,200 hayibo ngidopanomntana angmazi sikadweu mkhulu abantuba velange sibhamu ngabalekangemali engaphelele lumntuwesibhamusevela engubhutiwamuthi akalwe
@user-fd8ul2ke9z
@user-fd8ul2ke9z 9 ай бұрын
Siyabonga umna ndithanda ukuphupha ii R200
@user-vq9in5ug7w
@user-vq9in5ug7w 5 ай бұрын
Amen cc. Ingabe ke uphetse noma nguyiphi yaletimali bese uyatsenga ngayo and bakuntjintjele ema coins kusho kutsini loko?
@ladyfairmkhwanazi2817
@ladyfairmkhwanazi2817 Жыл бұрын
Thokoza gogo mina ngabona eskhwameni ngitshela ukuth anginamali kwangathi ngith mangibheka kuno 100 abawu 2
@nancymtshemla5440
@nancymtshemla5440 Жыл бұрын
Thokoza Gogo, ngiphuohe umshana Wam I engipha iR200 athi 3
@nomamsomi2495
@nomamsomi2495 Жыл бұрын
Hello Gogo please make video about seeing weed in a dream 🙏🏽
@djmikza7742
@djmikza7742 2 жыл бұрын
Thokoza gogo ...mina ngokwazi kwami mawphuphe R10 kusuke kukhona into ezokuthikameza empilweni and last year ngawuphupha R10 within a month ngalahlekelwa imoto
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kwase kuhlukana kangaka kumele uzame ukunaka ngeke kuyaphambana ngeke bhuti uyakwenza nje okumele ukwenze nje noma ungumuntu onesikhathi nabangani kakhulu ngoba makunjalo angeke kuqondane izinto ezingahlangani kukhombisa ukuthi umuntu ongenzi ngendlela enokulalela bona nabo bakukhombisa okuphambene ngoba nawe ubphambana nabakufunayo kuwe yeka amapati wena noma ubike kini edlozini lakini uma uzokwenza loko ngoba kubonakala engathi ungumuntu ongajwayele ukutholwa idlozi kini
@BulelwatolbatiBulelwatolbati
@BulelwatolbatiBulelwatolbati 23 күн бұрын
Ndicela ubuza Uma uphupha kusweleke ingane kamakhelwane. Elinye iphupha, Xa uphupha usidla ubanana ne oranges kuchaza kuthini.
@khonzinkosiartson6912
@khonzinkosiartson6912 Ай бұрын
Syabonga🙌🙌🙏
@bucihzondi4032
@bucihzondi4032 2 ай бұрын
Thokoza Gogo.....ngiphuphe Abantu bobulili obahlukene benika umama wam u R100 odabukile,ngabe kusho ukuthini
@Sbahle_Mkhize
@Sbahle_Mkhize 2 жыл бұрын
Siyabonga gogo, ngiphuphe ngiphiwa uR10.
@thullydlamz5871
@thullydlamz5871 2 жыл бұрын
thokoza gogo uma phupha imali eyiphepha phiw umunt osuke esaphil ojwayel nokubon nje ndaw
@OniciaMaseko
@OniciaMaseko 7 ай бұрын
Ngiyabonga kakhulu, bengicela ungichazele. Ngikhonze e Buhleni ngathatha impepho. Ngababiza abangasekho umama ogogo ubaba nomkhulu bobabili,ngasengithandaza ngibiza igama LONYAZI AMEN. Isikhathi bekungu 7:30 ebusuku. Kuthe ngisahleli esofeni ngithi ngibheka izindaba zika8 ,ngalala ngazumeka .Ngaphupha umuntu ephethe ibod emhlophe 3mx3 ichwele imali eyiphepha kungekho inhlobo yemali ibingikho lapho azonginikeza yona ngathuka ngaphaphama. Bengicela incazelo. Ngiyabonga kakhulu
@charitydonga8381
@charitydonga8381 2 жыл бұрын
Thokoza gogo Kuma R100 ngybonga ngihleli ngiwaphupha and ngibona into b4 izofika
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kunjalo ngyabonga
@noyolomdaweni5653
@noyolomdaweni5653 Жыл бұрын
Thokoza gogo...cela ukubuza uma uphupha isipaji esinemali usithola phasi usinikeze omnye umuntu umazi okanye ungamazi
@marthashiloane4677
@marthashiloane4677 2 жыл бұрын
Thokoza gogo. I dreamed counting 5 R20. They were folded a lot so I had unfold the money and count and give to a friend.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho usizi obeluzama ukuba khona kuwe kodwa lwanqobeka mhlampe khona into enhle oyenzile yabayinhle nasedlozini lakho lase liyaludlulisa lolosizi obeluzoba khona
@marthashiloane4677
@marthashiloane4677 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 thokoza 👏🏾👏🏾👏🏾
@NonhlanhlaMkhabela-ii2qi
@NonhlanhlaMkhabela-ii2qi 11 күн бұрын
Sbongs kakhulu🙏
@nomkhosimvuna1967
@nomkhosimvuna1967 6 ай бұрын
😱 lapho ngenxa umcimbi omkhulu westhunywa sam ngeWeekend esiya kuyona, ngiphupha omunye usaziwayo engipha imali eningi oR10 noR100 abaningi ngajabula kakhulu, ewile ngayicosha and ebiwo R100 ewile but emvakwa lokho angisayiboni indlela egodukayo nemoto yam angisayiboni ngahlala lapho kwaginqika izimoto ezimbili le engene odakeni ngayikhipha kalula ngedwa nomuntu ngamkhipha eClean but imoto nekuyinto engeke isalungiseka. Ngyafisa ukuzwa eliphelele
@thulaniblose9866
@thulaniblose9866 Ай бұрын
Uma uphupha unodadewenu usentabeni kuduma izulu kakhulu imibani ihamba phansi sowunokwesaba
@LizzyMbatha
@LizzyMbatha 4 ай бұрын
Ukuphupha bekuthengela ama snack
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 Ай бұрын
Ngaphupha uGogo othile engipha iR100...eyigoqile engipha yona
@LovelyCello-pw5rv
@LovelyCello-pw5rv Ай бұрын
Ukubona intakumba zigcwele ekutyeni kutsho uthini
@lindandevu597
@lindandevu597 Жыл бұрын
Uyabona wena. Ndicelubuza ndiphupha o R20 abangu to besesikhwameni Sam ngabalishukuthini
Ukuphupha imali yamaphepha | @pastorweningi
9:09
Nufliq
Рет қаралды 84 М.
ukuphupha ibhasi,noma ushayela imoto kusho ini ?
10:55
HX MBOTHO
Рет қаралды 202 М.
Fortunately, Ultraman protects me  #shorts #ultraman #ultramantiga #liveaction
00:10
SPILLED CHOCKY MILK PRANK ON BROTHER 😂 #shorts
00:12
Savage Vlogs
Рет қаралды 47 МЛН
Logo Matching Challenge with Alfredo Larin Family! 👍
00:36
BigSchool
Рет қаралды 21 МЛН
kungani uphupha isikole
16:39
HX MBOTHO
Рет қаралды 57 М.
Basuke bezama ukukuthwebula mawuphupha lokhu
8:00
HX MBOTHO
Рет қаралды 12 М.
Ukuphupha umuntu ekunika imali | @pastorweningi
2:39
Nufliq
Рет қаралды 44 М.
UKUPHUPHA umuntu ONGASEKHO
15:57
HX MBOTHO
Рет қаралды 163 М.
idlozi elingamfuni othandana naye,ubonangani?
12:13
HX MBOTHO
Рет қаралды 302 М.
Ukuphupha imali ehlukahlukene
5:48
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 6 М.
Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?
26:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 60 М.
Ukuphupha Imali Emhlophe
2:07
Gogo Mahlabahlabane
Рет қаралды 12 М.
IZIVEZA  KANJANI INGELOSI YESITHUNYWA KUWE
16:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 72 М.
Fortunately, Ultraman protects me  #shorts #ultraman #ultramantiga #liveaction
00:10