Uma unemimoya uyavukelwa | Imibala yeZithunywa

  Рет қаралды 33,655

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Жыл бұрын

Kubalulekile ukulungisa imimoya ungavinjwa inkolo noma ukukholwa

Пікірлер: 149
@nduduzo777
@nduduzo777 6 ай бұрын
Mkhul Mazibuko kanye NeMpunga Yesintu♥️🔥👏🏿. The greatest Combo ever
@southafrica2074
@southafrica2074 Жыл бұрын
Hai, uMkhulu uMazibuko uyi-library ehambayo impela. Siyathokoza, baba. Sifunda lukhulu kini.
@lungilehlongwane6317
@lungilehlongwane6317 11 күн бұрын
Ngiyabonga ngejazi ngechazelo yejazi elimhlophe thokoza mkhulu
@StvnleyFromDurban
@StvnleyFromDurban Жыл бұрын
Please bring him back inolwazi olujulile le nsizwa
@user-re5zz5pc8k
@user-re5zz5pc8k 23 күн бұрын
Ninjani bomkhulu nkosyam mina ngu Busisiwe Motsa ngicela ukubuza bobaba mina nginokuphupha imibala yamaduku ngiwabophile ngizibheka esibukweni ingabe ngingenza njani nkosyam Babu Mazibuko
@nquturoyaltombstones5176
@nquturoyaltombstones5176 Жыл бұрын
Amen besicela ama video ikakhulukazi ngezincwadi esewuke wazikhipha isintu sesilahleke kakhulu senzela nabadala abahlezi bekhuma okungesikho bazi ngoba sesifile okwenzela imicimbi ikhaleke ngenxa yokuthi banenkani kugcono uma sizilele sivele sifake ama video ukuze nabo bezobona endlela yesintu bengasiphikisi ngoba senike nasicathulisa kokuningi.
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Жыл бұрын
Siyabonga makhehla ngolwazi muntu ukhulile kakhulu🙌🙌🙌🙌
@NdumisoEmmanuel-hi7vl
@NdumisoEmmanuel-hi7vl Жыл бұрын
Siyabonga bom'khulu nashaya mina ngqho kule yamajazi ube uzazela elenkolo okuyona Siyabonga 🙌🙏
@syabongaK555
@syabongaK555 Жыл бұрын
nahlekisa ngisho nam ngsanilalele ngijulile siyizwakahle naleyokuvukelwa syabonga kakhul ngolwazi 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@user-mi2ib4vb9t
@user-mi2ib4vb9t 11 ай бұрын
Syabonga bomkhulu niyasikhulisa singabantwana bamathongo ei nghluphekile ngendaba yesthunywa kodwa kuningi esengikfundile indaba Yami sengyayazi kuthi iqondephi
@SneshZiks
@SneshZiks Жыл бұрын
Thokozani mkhulu mazibuko nomkhulu onaye lapho ngibonga ukuthi nisicobelele ngolwazi .👏
@roselinemahlangu8449
@roselinemahlangu8449 Жыл бұрын
Ngyanibingelela,syabonga kakhulu ngolwazi enisipha lona,uNkulunkulu anibusise kakhulu,makukhanye kudede ubumnyama.
@sabananithuladu4068
@sabananithuladu4068 Жыл бұрын
syabonga madodoa kakhulu🙏
@manelisacele3255
@manelisacele3255 Жыл бұрын
Lapho ngithi ngisadidekile ngavele ngazithela empendulweni yami🙌
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Жыл бұрын
Uyavukelwa🤣🤣🤣yizitha 🤣
@rogerioreinaldonhatsave2134
@rogerioreinaldonhatsave2134 9 ай бұрын
Siyabonga mkhulu
@NadiaNtulee_
@NadiaNtulee_ Жыл бұрын
i thought i was crazy ngePINK jazi....Makwande Makhehla
@sifundochili9340
@sifundochili9340 10 ай бұрын
Syabonga ngolwazii
@christinamahlangu8418
@christinamahlangu8418 Жыл бұрын
Mkhulu Mazibuko Uma uphupha izngane ngathi zyathandaza nendukiu
@winilehlongwane7832
@winilehlongwane7832 Жыл бұрын
Sibonge Makhehla. Impela nakumina kwenzeke kanjalo izembathk zami ngaziphupha kodwa sengizithungisile. Lesi esi green/yellow sesiyasebenza kodwa kwsi esi Blue angukaqalu ukusisebenzisa. Sibonge ngezincazelo
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Makwande Makhehla🙏
@mkhosigumede2427
@mkhosigumede2427 Жыл бұрын
Bathi abelumbi I COLOROLOGY.🔥🔥🔥🔥
@bathandwarode7539
@bathandwarode7539 Жыл бұрын
Ndiyabonga bomkhulu ngemibala
@sphamandlaphiwankwanyana7268
@sphamandlaphiwankwanyana7268 Жыл бұрын
😂😂 uyachazeka noMpunga iyanelkseka asibonge kakhulu kuhle ukuchazeleka
@mlondolozindlovu6348
@mlondolozindlovu6348 Жыл бұрын
Akanize nehlobo zama bhayi niwachaze mkhulu plz🙏
@Duduzile-ym4lu
@Duduzile-ym4lu Жыл бұрын
Amen 🙌🙏
@refiloezwane2329
@refiloezwane2329 Жыл бұрын
😂😂 Siyajabula umanihlangene kumnandi; bengicela uke usondele ngapha eKwatsaduza/ekurhuleni area nonke niya eSoweto 😢 siyakudinga ngapha eNigel Khehla. 🙏
@PrinceSibanda-lm3zj
@PrinceSibanda-lm3zj 10 ай бұрын
Sicela lize Pretoria baphathi bethu
@nkosiyaphashandu279
@nkosiyaphashandu279 Жыл бұрын
Saniboñani . Ngicela ukubuza . Kusho ukuthini ukuphupha iBhubesi ,ulele ehlathini lifike! Likunuke bese, lishaya umsila libaleke , kuthi kusenjalo kuvele umkhulu enginike ubuhlali ezadleni obumhlophe Kanye nobubomvu. Engakhulumi lutho!
@nkosiyaphashandu279
@nkosiyaphashandu279 Жыл бұрын
Ngicela ningangikhohlwa 🤝
@rhythmburgtv108
@rhythmburgtv108 Жыл бұрын
Manje nabeka imibala yobutabane kwenzenjan makhehla
@bnkutha3518
@bnkutha3518 Жыл бұрын
amen 🙌
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 Жыл бұрын
Amen
@siyabongachili94
@siyabongachili94 9 ай бұрын
Angiqondi kungani le channel ingabinabo abantu abevile kwisigidi ngoba iqukethe izimfundiso ezahluka hlukene nje
@siyabongamtshali
@siyabongamtshali 10 ай бұрын
Uqinisile unokuthi uphakama umoya uvukelwe vele uqinisile bekungimangaza nam 😂
@buyiswajali8
@buyiswajali8 Жыл бұрын
Mina kwathiwa angitholi ijazi elinayo yonke imibala cha liyangidida angazi noma iblack uyangena Na aibo Bo Ake nisize ngalibona bt angisalinembi kahle
@siphumeleledlamini8300
@siphumeleledlamini8300 Жыл бұрын
Ngiyayithanda i-intro entsha
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Nami ngiythandile impela yinhle👍🏾
@queenqobo2587
@queenqobo2587 Жыл бұрын
Mina ngaphupha maroon +black+ red
@zamakhumalo5976
@zamakhumalo5976 Жыл бұрын
Mina kwavela isitaki sezindwangu imibalabala
@siphanxele3337
@siphanxele3337 Жыл бұрын
Siyanonga mkhulu ngolwazi...mina nganikwa ijazi e light blue leli athe umkhulu elamakhosi olwandle,bathi kimina elamakhosi aphezulu abalozi...bathi ngoba landa ngalo emanzini.... please elaborate more plz plz🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@sphamandlatrevor2495
@sphamandlatrevor2495 Жыл бұрын
Mina kuthiwa angithole umnazaretha o oretshi
@jabuntshangase5074
@jabuntshangase5074 Жыл бұрын
Makhosi enkosini thokozani syathokoza. Mina I have dreamt of a pink sphika. Ngisazosithungise.
@nhlanhloyamkela2779
@nhlanhloyamkela2779 Жыл бұрын
Ngyabonga mina ngaphupha ngithola umgexo Ona crystal a purple,blue and pink,ngybonga kakhulu kodwa u pink angichazeleki Kahle ngawo ngoba angisilo I twin futh angikaze ngiphuphunyelwe isisu
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Жыл бұрын
Angikaze ngiliphuphe ijzi,kepha ngake ngatshelwa ngentambo yasokhalo yaseZayoni,manje angazi mele ngenze kanjani ngingakaze ngiyiphuphe lentambo
@tinangubane9349
@tinangubane9349 9 ай бұрын
💓
@mandisincube5331
@mandisincube5331 Жыл бұрын
Ngyabonga bengisadidekile ngejazi elight blue and white
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Жыл бұрын
IMPUNGA KWANDE KWANDE KINI NOBABILI NGINILALELE MAKHEHLA NGIYANIZWA NGIYAZIBONGELA KWANDE
@whitbygloria6440
@whitbygloria6440 10 ай бұрын
Mina ngaphupha iStaffdress esiyelo, gren & red ngabe lishoni
@nkosinathimzomuhle-bk1km
@nkosinathimzomuhle-bk1km Жыл бұрын
Ngaphupha umuntu weslisa egqoke ijazi eli green ethi angingene endlin nganqaba mina ngathi mina angingeni la ngsonta kwa Shembe mina velek mina ngsonta enazaretha
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Imimoya yakho ekwembethe leyo. But ncono ngoba uzwile ukuth kmele wenze njani.
@goodmansibiya3836
@goodmansibiya3836 Жыл бұрын
uMazibuko mufona udinga usizo akanaso isineke uyalwa nje😮
@ayandasimelane2628
@ayandasimelane2628 Жыл бұрын
Ave enolaka ngimazi kahle usathi uyachaza athi "hlala odabeni angihlaziyi amaphupho ngocingo"😢
@sibongisenindaba3823
@sibongisenindaba3823 Жыл бұрын
Sawubona mkhulu Kush ukthin ukphupha umkhulu Mazibuko ekufundisa ngebhayi elibomvu and black?
@simphiwemthembu7287
@simphiwemthembu7287 Жыл бұрын
kuyezwakala madoda
@user-hv4de9jw9e
@user-hv4de9jw9e 7 ай бұрын
Sibonga ubukho benu nisinyamezele
@nhlakaniphogumbi
@nhlakaniphogumbi 7 ай бұрын
Mkhulu ngiyacela nichaze nombala oNeyivi umeleni
@pheli8209
@pheli8209 Жыл бұрын
Hhaybo ngake ngaphupha ikhehla elalifake ijazi elipink lino purple nentambo enkulu emhlophe nopink omcane
@jacobmahlaba653
@jacobmahlaba653 Жыл бұрын
My motivation these two gentlemen umdali anibusise madoda nijulile ngempela
@lihlengubentombi7918
@lihlengubentombi7918 Жыл бұрын
Yaze yayinhle i intro ye video
@LulekaNomtyala-dd4rs
@LulekaNomtyala-dd4rs 3 ай бұрын
Mangiboniswa intambo imibala kumele ngenze njani?
@josephinemotaung844
@josephinemotaung844 5 ай бұрын
Thokoza mkhulu how abt ijazi eli green and blue liqazani
@solomzisiko626
@solomzisiko626 Жыл бұрын
Impunga yesintu
@babalwagxalaba848
@babalwagxalaba848 Жыл бұрын
Thokoza Mkhulu mna ndisacele ukubuza umbala o Maroon ngaba umeleni.
@babesmaq6433
@babesmaq6433 Жыл бұрын
Makwande bomkhulu. Manje ijazi eliMaroon yena ungena kweziphi isithunywa?
@SimphiweMfundo-hh5kp
@SimphiweMfundo-hh5kp Жыл бұрын
Kuvamise ukuba isithunywa sezulu, ngiye ngibon' elika Gogo wami ozala uMama.
@sizakelemyeni4819
@sizakelemyeni4819 Жыл бұрын
Scientific spiritual analysis 🤓🧐
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Жыл бұрын
Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
@@vusimngomezulu2500 okokqala nje mft, ubani uNkulunkulu?!
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Жыл бұрын
@@luckytau6331 UNkulunkulu ungumdali wethu sonke, nguye owasipha ukuphila, umhlaba, umoya wokuphila, invula, ilanga, ukudla, nokunye,Acts 17:14.
@thozamafunwayo2099
@thozamafunwayo2099 Жыл бұрын
​@@vusimngomezulu2500Isintu is people trying to connect ekuphelelisweni. Lento esiyibiza ngokuthi iNkulu kakhulu, ukupheleliswa. And because asiphelelanga, so we always seem to try ways in which singafinyelela kuyo. Isintu is like religion or culture that's all it is. People trying to connect because subconsciously we do know we are not complete, we fell from ubuNkulu Nkulu. It doesn't matter what you do or think ubuNkuluNkulu remains as it is and somehow it doesn't care. Mostly, we are irrelevant to what's really going on, so irrelevant that we will die a trillion times ubuNkuluNkulu will not even notice.
@sbusisombatha5899
@sbusisombatha5899 Жыл бұрын
Kanti manje iLGBTHTQI ingena kuphi?🤔
@lungiegcumisa4405
@lungiegcumisa4405 Жыл бұрын
Ngiye ngiphuphe ngigqoke ijazi eligreen nesiphika esiyigwe ngokuyellow and black nezinsephe ezimhlophe ngabe kuchazani.
@winilehlongwane7832
@winilehlongwane7832 Жыл бұрын
Hamba uyothenga that material and colours uyithungise ulibusise bese ulihlambulula then ulisebenzise la abantu abadala besho khona
@zandilenxumalo1205
@zandilenxumalo1205 Жыл бұрын
✨✨✨✨👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏♥️
@bheshu1
@bheshu1 Жыл бұрын
Angivumelani noMazibuko la ethi yonke imibala iqhamuka kuWhite yonke imibala iqhamuka kuBlack. UWhite akakwazi ukukhipha uBlack kodwa uBlack uyawukhipha UWhite.
@sikhumbuzodlamini6290
@sikhumbuzodlamini6290 Жыл бұрын
Physics calls it the spectrum of visible light ngicela uyobheka lapha kugoogle ikhehla likhuluma into ekhona, black is the absence of light through which all light is absorbed not dispersed
@uhambonemfihlokamoya
@uhambonemfihlokamoya Жыл бұрын
Mmmmmmm ENGATHI UNGEMBULELWA KABUSHA UBUMNYA ABUKAZE BUKHIPHE I IBALA KODA KUTHE UKUVELA KOKUKHANYA MANJE UMBALA OMHLOPHE UVELA MAKUVELA UKUKHANYA UNGUMBALA WOKUKHANYA UNGUMBALA WOBUNYE UKUKHANYA YIKHO OKWAKHA IMIBALA........ ABUDEDE UBUMNYAMA KUVELE UKUKHANYA AMEN.
@uhambonemfihlokamoya
@uhambonemfihlokamoya Жыл бұрын
@@sikhumbuzodlamini6290 SIYABONGA ZUMANE UKUMKHANYISELA USALAHLEKILE UZOMBULELWA MUBEKEZELELE AMEN
@Amahle05
@Amahle05 Жыл бұрын
Ay mfoka mazibuko yayazi lento sibonge
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Inkanyezi yolwazi umfo ka Mazibuko 👍🏾
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Жыл бұрын
Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
@bonganizakwe967
@bonganizakwe967 Жыл бұрын
Sawubona mfethu isintu siyamuhlonipha u Mkhulu Womkhulu, u Mkhulu Womkhulu uyena owadala konke okusemhlabe nawo uqobo lwawo umhlaba, thina bantu abampisholo sicela kwabalele Abangamathonga, bese bona besicelele ku Mkhulu Womkhulu, ngithembe uphendulekile. Uma usashoda ngencazelo ubuze futhi.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Жыл бұрын
​@@bonganizakwe967 Phela Nezigebengu zithi amandla okuganga ziwathola ku Nkulunkulu mdali wethu sonke, ngakho singaqiniseka kanjani ukuthi yikuphi ngempela okuyiqiniso?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Жыл бұрын
@@bonganizakwe967 Uma ungakwazi ukukhuluma nomuntu ngoba esalele pho ungakhuluma kanjani nomuntu osefile Bongani zakwe?
@bonganizakwe967
@bonganizakwe967 Жыл бұрын
@@vusimngomezulu2500 kulula kakhulu Mngomezulu ukugwema ukudidiseka, uma uyofuna usizo kumuntu kungaba umfundisi or umelaphi wendabuko, ukuze ugweme ukuthi kudlalwe ngawe kmele uxhumalo nalo okholelwa kuye, uma ukholelwa kumathonga kmele ucele wona akukhanyisele ngomuntu ongaksiza, uma ungumuntu othandaza kphela thandaza ucele ukukhanyiseleka ngosizo oludingayo. ngithembe kcacile.
@bonganizakwe967
@bonganizakwe967 Жыл бұрын
@@vusimngomezulu2500 ukuze ngikuphendule lana mnewethu asiqale la, uyaphupha yini uma ulele??
@MrMarcusMars
@MrMarcusMars Жыл бұрын
lelo hembe lafana ne flag le LGBT nje madoda
@khanyisanimngadi8955
@khanyisanimngadi8955 Жыл бұрын
Kushuth LGBTQ ithathele kuthingo leNkosazane phela💁🏽‍♂️
@uhambonemfihlokamoya
@uhambonemfihlokamoya Жыл бұрын
YINI LEYO LGBT?????
@khanyisanimngadi8955
@khanyisanimngadi8955 Жыл бұрын
@@uhambonemfihlokamoya inhlangano yongqingili
Ulwandle liwumsamo kanjani
1:08:28
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 8 М.
НЫСАНА КОНЦЕРТ 2024
2:26:34
Нысана театры
Рет қаралды 1,6 МЛН
لااا! هذه البرتقالة مزعجة جدًا #قصير
00:15
One More Arabic
Рет қаралды 26 МЛН
Son ❤️ #shorts by Leisi Show
00:41
Leisi Show
Рет қаралды 8 МЛН
小宇宙竟然尿裤子!#小丑#家庭#搞笑
00:26
家庭搞笑日记
Рет қаралды 17 МЛН
|Episode 06 S10 | Isanusi sezulu and Amajazi nemibala yawo
59:12
Munchies and Thoughts
Рет қаралды 24 М.
King Bhaka uveza imfihlo ngo pastor Mboro nenyanga yakhe
27:40
Ukulobola /  Ukuthenga abantwana.
31:01
EKUPHILENI TV | DR XULU
Рет қаралды 4,4 М.
Into eyenza amaphupho angacaci nendlela yokuwavula
17:44
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 37 М.
UHAMBO INJULO NEMFIHLO YAMANZI SIPHAKELA ISIZWE AMEN.
39:53
ISO LOMOYA TV
Рет қаралды 6 М.
Sihlaziya amaphupho
35:14
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 18 М.
НЫСАНА КОНЦЕРТ 2024
2:26:34
Нысана театры
Рет қаралды 1,6 МЛН