UMHLONYANE

  Рет қаралды 8,395

Sbani Sama Thongo

Sbani Sama Thongo

2 жыл бұрын

#isintu #idlozi #umkhuliso #ancestors #umcimbi #intombazane #ukukhuliswa #africanspirituality #africanculture
Yini umhlonyane? Inhloso yomcimbi womhlonyane ukubikela amathongo ukuthi ayivikele intombazane ngoba isikhulile. Leli siko liyakhaleleka empilweni yawo wonke umuntu wesifazane, akukhethi.
Umhlonyane is a traditional Zulu ceremony / ritual to notify the ancestors that a girl has made the transition to womanhood. The ritual is a right of passage and a must for a Zulu woman.

Пікірлер: 57
@bonginkosiinnocentmpanza3852
@bonginkosiinnocentmpanza3852 2 жыл бұрын
Ay nkomose uyanemba baba wami usho yona nqo ngithanda nane camera okushuthwa ngayo ikhanya kahle nangemumva kuhlotshiwe kahle izinga ulinyuse kakhulu❤️❤️🔥🔥
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Mpanza ngiyabonga kakhulu mfweetu🥳🥳🤝
@beanbenny7264
@beanbenny7264 10 ай бұрын
God bless you,thanks for the education. ❤❤❤
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 10 ай бұрын
Amen
@user-ks5fh6nn4i
@user-ks5fh6nn4i Жыл бұрын
Syathokoza Mkhulu 🕯️🙏🏽🕯️👏🏾👏🏾👏🏾🕯️
@wendywendy1096
@wendywendy1096 6 ай бұрын
Siyathokoza Mkhulu
@njabulonene7229
@njabulonene7229 2 жыл бұрын
Yayinhle le ndawo oshuthele kuyona Magubane. Sengathi igiya usulikhuphule kakhulu ke manje unyaka usuphetha 🙌🏿
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Ngiyabonga Neneh mfweetu amathongo ayasikhanyisela indela🤝😊
@sbonelondlovu2836
@sbonelondlovu2836 2 жыл бұрын
Mr Nkomose, excelllent well established, visualistic background. Also the camera angle and the positioning is very well done. Everything is nicely positioned. The content is very well informative. Thank you.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Thank you so much
@bonganisibisi6718
@bonganisibisi6718 2 жыл бұрын
Ave kukuningi engikufunda kuwena Nkomose. Ey kumele ngizokubona, iNkosi ayisilondoloze.
@wendywendy1096
@wendywendy1096 6 ай бұрын
SIYABONGA
@sbucyzikhali9805
@sbucyzikhali9805 8 ай бұрын
Ngingakwazi yin ukwwnzela ingane yam umhlonyana mina ngingenzelwanga
@Thabo-xj6rz
@Thabo-xj6rz 2 ай бұрын
Mungasesiyo intombi uyakwazi uwenzelwa
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 ай бұрын
Umhlonyane iwona oyimpoqo impela
@yolanda.yolly_
@yolanda.yolly_ 14 күн бұрын
Sawbona, bengsacelukbuza ukuth kwenziwa njani uma ingane ithi ayithandi ukwenzelwa umhlonyane?
@MbathaSifiso-ru3vs
@MbathaSifiso-ru3vs 4 ай бұрын
Unjn Ukhona umehluko between Komhlonyane no memulo
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 4 ай бұрын
Umhlonyane owokubika ukukhula kwengane yentombazane uma iqala ukuthomba bese umemulo wenzelwa ingane yetshitshi esikhulile ibongwa ukuziphatha kahle icelewa umendo
@khulanelehrsa6621
@khulanelehrsa6621 2 жыл бұрын
Kuyazwakala, ngyabonga. Nami nginesifiso sokwenzela untombzane wami usena 16. ivideo yakho inginike ulwazi oluningi. Question: uma mina mama wayo ingane ngingakaze ngenzelwe, ngingakwazi yini ukumenzela yena ? and yes angishadile so uzokwenzelwa ekhaya ngoba ungumlanjwana. ngibonge ngisazothola impendulo
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Omalume bakhe noma umkhulu iyena ozobe emkhulisa akuwena
@mbhekenimathebula7973
@mbhekenimathebula7973 2 жыл бұрын
Kuyezwakala ndodayamadoda
@siphesihlemfanabulose4649
@siphesihlemfanabulose4649 2 жыл бұрын
Asibonge nsizwenye - awungicebise la, ngabe kuwumkhuhlane ukwenzela uthunjana umhlonyane ungayenzelanga inkosazane?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Kmele uqale ngomafungwase kuqala
@user-sl2bh1dl2o
@user-sl2bh1dl2o Жыл бұрын
Uma ingane yentombazane iyiwele nomfana nomfana uyabalwa yin kuMhlonyane
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Cha umfana akabalwa kumhlonyane kodwa ningamenzela imbuzi yokuty usesigabeni sokuthomba nicela abantu abadala bamhlenge akhule kahle abe indoda eqotho
@ndumisomsomi1634
@ndumisomsomi1634 2 жыл бұрын
Ingane yami ihlala ekhaya konina, ngoba angishadile naye. Kanti asisabambisene nangothando. Ngyakwazi yini ukuyenzela umhlonyane? Ngyabonga
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Kungafanele komalume wayo bayenzele
@zandilembatha2602
@zandilembatha2602 Жыл бұрын
Ngicela ukubuza uma ungasenabo abazali kuyakhonakala yini ukuthi uzenzele umhlonyano?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Uma bengasekho, abekho enizalwa nabo wena uthenge imbuzi ucele bakukhulise
@phumelelembutho5394
@phumelelembutho5394 2 жыл бұрын
Sanibonani ekhaya, inyongo yembuzi yokuqala le elahlwayo yenziwa njani?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Ilahlelwani inyongo?
@ninablaxk
@ninablaxk 2 жыл бұрын
Ngibonga ulwazi. Kuvumelekile ukuthi ingane yenzelwe umemulo ingenzelwanga umhlonyane? Sebebona ukuthi ingane isikhulile mhlampe ina18
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Umhlonyane kufanele kuqale wona
@leenyawose
@leenyawose Жыл бұрын
Mina cela ukwazi ukuthi kuzoba wrong yin imali yokwenzelwa umhlonyane wami izophuma kumina ngoba umndeni wami Awunawo amandla okungenzela?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Umzali ungamuph imali akwenzele
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 жыл бұрын
Nginomtwana weNtombazane engifisayo ukuba enzelwe lolusiko,inkinga angishadanga nonina ngoba washeshe wadlula emhlabeni esemncane lomtwana.okunye ekhabonina abamenzelile unina umsebenzi webhayi Kanti naye umtwana kabikiwe emsamo wekhakhonina.kungenzeka kanjani kulesimo Nkomose?
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 жыл бұрын
Okwesibili,ingane eseyaze yathola umtwana ingadlulanga kulolusiko ngabe kusayifanele ukuba yenzelwe umhlonyane?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
@@sybongawiseman7565 yebo uyenziwa umhlonyane
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 жыл бұрын
@@sbanisamathongo3180 Kuyezwakala Magubane
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 жыл бұрын
@@sbanisamathongo3180 Uma uzokwenza itiye,bese kuthi usayolanda imbuzi ebese ushayisa inja ife,ngabe lokho kukhomba inkinga?
@phindilemtshali8379
@phindilemtshali8379 7 ай бұрын
Sawubona baba,,bengicela ukubuza ukth ngingakwazi ukwenzela ingane yami umhlonyane mina ngingakaze ngenzelwe umhlonyane?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 7 ай бұрын
Yebo ungayikhulisa ingane yakho
@phindilemtshali8379
@phindilemtshali8379 7 ай бұрын
Ngiybonga kakhulu Kuba imbuzi ezingaki,,nanokuth ugoqa insuku ezingakhi.
@phindilemtshali8379
@phindilemtshali8379 7 ай бұрын
Uma wenza umhlonyane
@Kamthembu
@Kamthembu Жыл бұрын
Ngicela ukubuza baba ukuthi ungamenzela yini umtwana umhlonyane uma wawungenawo amandla mhla eqala ukuthoba. manje usunamandla
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Yebo ungamenzela
@mvelohlongwane8881
@mvelohlongwane8881 9 ай бұрын
Uma ungakwenzanga kokubili kodwa usazigcinile umuntu uyakwazi ukikwenza kokubilikanye Kanye noma mhlamphe phakathi neviki usagonqele umenmulo niphume ekhaya nisinele umhlonyane?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 9 ай бұрын
Ungaqala ngomhlonyane phakathi nensuku besw ngeWeekend uyemuliswa
@mvelohlongwane8881
@mvelohlongwane8881 9 ай бұрын
@@sbanisamathongo3180 ngiyabonga
@mvelohlongwane8881
@mvelohlongwane8881 9 ай бұрын
@@sbanisamathongo3180 ok ngiyabonga baba. Engifisa ukukwazi ukuthi ngigqoka kanjani. Abanye bathi isidwaba abanye bathi isiketi esimhlophe
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 9 ай бұрын
@@mvelohlongwane8881 uma wenzelwa umhlonyane ufaka isiketi esimhlophe kanjalo nakwisidwaba akukwazi ukuty ungabhincan sona ungashadile ungeyena uNkosikazi
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 9 ай бұрын
@@mvelohlongwane8881 thatha inamba yam sixoxe nakahle ku whatsapp 0794280757
@ayandamakhoba5796
@ayandamakhoba5796 Жыл бұрын
Mr Nkomose, if wenzelwa umemulo kodwa lutho umhlonyana, kuyasalela yin?
@Shenge..
@Shenge.. Жыл бұрын
You can’t do umemulo without umhlonyana❤
@bhekwayinkosimanyanga7713
@bhekwayinkosimanyanga7713 2 жыл бұрын
Umhlonyane ngendlela owenziwa ngayo umkhuba nje hayi isiko… kwaZulu ngaphansi kweLembe yayenziwa nje lento? Manje nothini ngalabo ezinto ezihamba kahle bengawenzanga umhlonyano lowo? Hayi cha..
@ntombenhlendwandwe3786
@ntombenhlendwandwe3786 Жыл бұрын
Ngaphansi kweLembe emzini kabani
UMEMULO
10:24
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 5 М.
UKUHLUSHWA ISILWANE NEZIMPAWU ZASO
17:44
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 21 М.
Comfortable 🤣 #comedy #funny
00:34
Micky Makeover
Рет қаралды 13 МЛН
Как бесплатно замутить iphone 15 pro max
00:59
ЖЕЛЕЗНЫЙ КОРОЛЬ
Рет қаралды 8 МЛН
UKUBALULEKA KONWELE (HAIR AND AFRICAN SPIRITUALITY)
14:41
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 10 М.
YINI EVALA IMPUMELELO
13:47
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 13 М.
DEPRESSION KANYE NEDLOZI
20:20
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 2,8 М.
UKUGEZA KOKUSHONELWA
14:05
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 11 М.
ISIPHANDLA (UKUBALULEKA KWASO)
11:25
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 9 М.
The English Language in 65 Accents
13:42
The New Travel
Рет қаралды 2,2 МЛН
Can South Indians Understand Each Other?
40:12
Bahador Alast
Рет қаралды 2 МЛН
Imbeleko, umhlonyane, ukubonga abadala, umemulo kanye nokufihla umuntu
12:44
UBIZO LWAMANZI NEZIMPAWU
9:07
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 87 М.