No video

Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya

  Рет қаралды 184,540

Umsamo Institute

Umsamo Institute

2 жыл бұрын

Thokoza,
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya, umsebenzi obusisekile futhi obekelwe ukwenziwa amalunga omndeni kuphela. Akukho melaphi wendabuko, umphrofethi noma umholi okufanele angene ekhaya ethi uzosiza noma uzokwelekelela ukuthi wenze lomsebenzi.
Namhlanje uDokotela uMkhize uzochaza izinyathelo ekumele zilandelwe uma ubika umuzi noma wethula abadala kwikhaya lakho.

Пікірлер: 255
@thabaningobese3061
@thabaningobese3061 2 жыл бұрын
Syabonga mkhulu sacela yamanzi amnyama makthiwa baphenduliwe kwenziwa njani mkhulu??.. 🙏
@boniswamasuku8420
@boniswamasuku8420 9 күн бұрын
Syabonga mkhulu ngizwile
@TulliPungo
@TulliPungo 2 жыл бұрын
Ngyabonga Gcwabe, ngoba nginenkinga yokuphupha umama wam sisemanxiweni kanti sengakhile umuzi kwenye indawo, kunamuhla ngivuka naye kepha ngaba Landa emanxiweni ngyamphupha esebaleni kulendawo esengakhe kuyo enganginile endlini kepha usungicaciselile ngzokwenza njengoba usho ngzoba Landa futhi beno Baba wam 👏👏👏
@reginah5828
@reginah5828 2 жыл бұрын
This topic is very important and I so wish can be also in sotho version, Bab Mkhize speaks deep Zulu for me but am learning
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 2 жыл бұрын
Its unfortunate that the books are in Zulu, I'm also Swati but I can understand Zulu.
@pkt7434
@pkt7434 Жыл бұрын
Need a translator?
@jujumofomme2198
@jujumofomme2198 Жыл бұрын
@@pkt7434 Subtitles in english
@anamlili5782
@anamlili5782 Жыл бұрын
Too much siyabonga baba ngolwazi olungaka
@nanaxulu6689
@nanaxulu6689 7 ай бұрын
Siyabonga baba ngencazelo ebaluleke kangaka
@sharonmaia2044
@sharonmaia2044 2 жыл бұрын
Thokoza mkhulu ngiyabonga ngemfundiso yakho i learnt alot ngiyabonga baba 4rm skosazane Sharon Dlamini Maia👏👏👏😊😊😊
@ayandamsezane9741
@ayandamsezane9741 2 жыл бұрын
"Wozaaaaaani bokhabazela" 😆 🤣 😂 😹 😆 🤣 😂
@sphokazindlala6292
@sphokazindlala6292 2 жыл бұрын
🤣 🤣 🤣 That was very funny, very informative Vid.
@MsPoxxy
@MsPoxxy 2 жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣😭
@khanyisanimngadi8955
@khanyisanimngadi8955 Жыл бұрын
Uyahlanya ekhanda 😂🤣
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 2 жыл бұрын
Emakhosini👏🏾👏🏾 Khabazela hhayi ngiwethulela isigqoko Amathongo akini ngalolwazi akubusise ngalo, ngifunda okuningi ikakhulu ngale subject yale video. Sengitholile ukuthi abami abantu abadala ngiyobalanda emphambanandlela ngoba abakoMalume badabuka Mozambique and ngingumlanjana. Ngibonga kakhulu Khabazela, bengie eThekwini ngifika ngathenga izincwadi ezintathu.
@njabulongcobo826
@njabulongcobo826 2 жыл бұрын
Siyabonga Khabazela ngencazelo enhle kangaka🙇‍♂️ngicela ukuthi Khabazela usichazele indlela yokugumba (exhumation of your love one) ubangenisa ngokphelele ngendlela yesintu🙏ingabe ikhona indĺela ewenziwayo ngayo ekhona Khabazela.Siyabonga🙇‍♂️🙏
@LindiweMazibuko-ox8ni
@LindiweMazibuko-ox8ni 2 ай бұрын
Siyabonga baba uyayisebenzisa yini inkukhu uma engekho amandla ngalesosikhathi ukufaka abantu abadala
@thabilembatha7798
@thabilembatha7798 2 жыл бұрын
Siyabonga bab'khabazela ngolwazi isikha lona 👏
@hlengiwengcobo419
@hlengiwengcobo419 2 ай бұрын
Amen babu Khabazela ngicela ukubuza uma ithonga lingcolile wenzenjani liyilwane wenzenjani baba ngingejabula uma ngingathola impendulo
@khawulaniximba4870
@khawulaniximba4870 5 ай бұрын
Siyabonga baba kodwa ulandwa kanjani owashonela empini mandulo
@philanindwandwe5594
@philanindwandwe5594 2 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu 👏 👏 👏 kwacaca kwathi bha..!!!
@nanazulu4662
@nanazulu4662 2 жыл бұрын
Mmmmm this was so informative, syabonga Baba. Siyacela uqhubeke nezihloko ezifana nokuyolanda umuntu ongasekho la edlulele khona.
@bakithigwala8135
@bakithigwala8135 2 жыл бұрын
Siyabonga Baba uKhabazela lokhu okushoyo kuyiqiniso isminya. NeNkosi yamaNazaretha yasho njengoba usho ukuthi "Abantu bakini bangafakwa kanjani umuntu wasemzini womuntu abangamazi naye angabazi "
@AphroditeSmith
@AphroditeSmith 2 ай бұрын
Amen mkhulu siyabonga
@bongiwemiya6048
@bongiwemiya6048 2 жыл бұрын
Siyabonga baba kukhulu engikufundayo 🙌🏾🙌🏾
@cleokodwa-gg1ty
@cleokodwa-gg1ty Күн бұрын
Camagu Tata❤
@finnamsiza8755
@finnamsiza8755 2 жыл бұрын
Siyabonga izimfundiso kwande
@intungwaelintunjane_golide7818
@intungwaelintunjane_golide7818 2 жыл бұрын
Khabazela👏🏿Phambili ngeSintu.
@nkosinathikaptein9414
@nkosinathikaptein9414 2 жыл бұрын
Khabazela! Izandla zedlula ikhanda ngolwazi osinikeza lona
@SibongileMlangeniSEM
@SibongileMlangeniSEM 2 жыл бұрын
Asante sana👏🏼👏🏼👏🏼
@bonganikheswa7418
@bonganikheswa7418 Жыл бұрын
Siyabonga baba ngiyakuzwa ngi cela ubuza ma uzalwa namantombi inguwe wedwa indodana amantombi agane uma osizalayo asishiye emhlabeni aye kwe lamathongo ubaba athathe omunye umfazi aphume la kithi ayozakhela omunye umuzi nalo mfazi omncane lo muzi u baba awshiye kum lomzi kepha ikhona into ekumele ngiyenze ngifisa ukwazi
@busisiwenyengane883
@busisiwenyengane883 Жыл бұрын
👏👏👏 ngiyabonga baba ngale ngcazelo
@gugurejoice-ri6jt
@gugurejoice-ri6jt 9 ай бұрын
Syabonga mkhulu Uma uyingoduso ukhuluma njani nabakule likhay
@fortunebaker1185
@fortunebaker1185 2 жыл бұрын
Siyabonga Mkhulu....
@HayiseMasondo
@HayiseMasondo 2 ай бұрын
Siyabonga mkhulu nganelisekile ngoba vele ngakha ikhaya lakithi,ngizwe konke
@mbongisenithami7068
@mbongisenithami7068 Жыл бұрын
Nkosi yam 👋 ngifisa ukuthola izinamba Zika Dr Mkhize👏
@etheledith5167
@etheledith5167 2 жыл бұрын
🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾ngiyabonga engezwanga akasobuye ezwe
@lindasibeko133
@lindasibeko133 2 жыл бұрын
Siyabonga 👏👏
@user-zm4qj1wk8k
@user-zm4qj1wk8k 11 ай бұрын
Siyabonga Baba Mkhize. Ngicela ukubza ukuthi uma uyi last born kwenzekile waphuma ngokungazi wenze njani ngokkubika umuzi
@intungwaelintunjane_golide7818
@intungwaelintunjane_golide7818 2 жыл бұрын
Siyabonga.
@freddymakua4157
@freddymakua4157 2 жыл бұрын
U taught me all te time watching ur video thanks
@mfanafuthimkize9859
@mfanafuthimkize9859 2 жыл бұрын
Great video quality
@thapelomolefe5994
@thapelomolefe5994 2 жыл бұрын
Siyabonga bab'Khabazela
@thabisilepalegrina1128
@thabisilepalegrina1128 2 жыл бұрын
Makhosi AMAKHULU, zitholakalapi izincwadi BABA🙌🙌
@Nkosinathilanga9813
@Nkosinathilanga9813 Жыл бұрын
Thank you so much Mkhulu 🕯️💫
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw Жыл бұрын
Mawungenaye umkhulu nomalume mawungenaye umfoweni unodadewenuke unomama
@makhosiegoge2325
@makhosiegoge2325 2 жыл бұрын
Siyabonga ngencazelo Ngicela ukubuza mina ngiwumlanjwana and asikase sibe nekhaya and ngikhuliswe ngenkolo yama krestu manje sekushintshile nginomuzi esengihlale khona nabantwana bam for 8yrs ngifisa ukuwukhokhela kodwa amandla awakabi khona manje uma ngifisa ukwenzela abadala into ngenza kanjani okunye ngiba namaphupho noma ukuxhumana nabantu abadala
@sbonisothapelo5435
@sbonisothapelo5435 2 жыл бұрын
Ngiyabonga baba Mkhize...Sidlalile abantu emhlabeni..ngokuswela ulwazi...Kuhujwa imali manje..
@saramasubelele3130
@saramasubelele3130 9 ай бұрын
Thanks Mkhulu I have learned a lot Lesedi
@ntombifuthiphyllis2203
@ntombifuthiphyllis2203 3 ай бұрын
Siyabonga baba sibaningi esinalenkinga.
@nozizwebeautydlaza8100
@nozizwebeautydlaza8100 2 жыл бұрын
Siyabonga mkhulu kuyavakala
@lungilemnguni3596
@lungilemnguni3596 2 жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu ave ngiludinga lolu lwazi, kufanele ngithole lezizincwadi. 🙏🏿🙏🏿
@mysticalgurus2825
@mysticalgurus2825 Жыл бұрын
Siyabonga!
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 2 жыл бұрын
Yamnandi lenkulumo babu uMkhize kudala umuntu ehle enyuka sithi siyalungisa kodwa lutho dololo ushintsho, kanti indaba ilele la, syabonga baba uphile njalo njalo 🙏
@GoodnessNonjiko
@GoodnessNonjiko Ай бұрын
Andazi noba uyahlola ngefoun na baba
@HayiseMasondo
@HayiseMasondo 2 ай бұрын
Syabonga baba wyibeka kwacaca
@user-et4hn1xu3n
@user-et4hn1xu3n 9 ай бұрын
Siyabulela tatu mkhize ur perfect 4ds show
@delisiwepatricia3099
@delisiwepatricia3099 2 жыл бұрын
Ngiyabonga mkhulu 🙏
@user-cd3js9hz1x
@user-cd3js9hz1x 14 күн бұрын
Kunento ekutwa zithi imboni ekhaya isbongo setu sajikwa yasesenyoka if siyazinkqula kunqwala lenyoka,noba senzinto abantu abadala abangeni babangapandle kupethe inyoka 😢 kuninzi mzali Sekungati Thixo angasi Nceda
@nobuhlesithole966
@nobuhlesithole966 Жыл бұрын
Ngyabonga ukuzwa iqiniso elimsulwa nelicacile ngoMsamo. Nokwazi ukuthi uMndeni kuphela odingekayo hayi abanye abantu bangaphandle futhi asidingi kubhulelwa 🙌🙌🙌
@harveymbhele3587
@harveymbhele3587 Жыл бұрын
Syabonga baba wangsiza
@thabisilepalegrina1128
@thabisilepalegrina1128 2 жыл бұрын
SIYAKHULEKA EMAKHOSIN AMAKHULU, ngisacela ukbuza uma ungenabazali futhi kungaseko muntu omdala wenzanjan, ngingumlanjwana mina BABA
@PhilaniSindane
@PhilaniSindane Ай бұрын
Siybonga baba kuningi esikufundayo
@zethulezet9161
@zethulezet9161 15 күн бұрын
Isikhathi wokwenzela ubantu abadala umsebenzi sebedlulile.
@phumzilephetha700
@phumzilephetha700 Жыл бұрын
Ngiyabonga baba UMkhize wayibeka yacaca etikungenisa abadala. INkosi ikwandisele iminyaka yokuphila🙏🙏
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 2 жыл бұрын
Ngithenge Umsamo iziko laMathongo. Umsamo noDengezi. Umsamo ubizo nokwelapha kwendabuko. Ngijabule sengathi ngiyingane👏🏾👏🏾👏🏾
@SimphiweMathunjwa
@SimphiweMathunjwa 2 жыл бұрын
Where can I buy the books?
@thabisilepalegrina1128
@thabisilepalegrina1128 2 жыл бұрын
Zitholakalapi dadewetu izincwadi, ngiyacela ungipendule cc 🙏🙏
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 2 жыл бұрын
I bought mine in Durban West Street. Ngizwa bethi ediagonal street egoli. Ngikhohlwe igama le shop.
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 2 жыл бұрын
@@thabisilepalegrina1128 ngizithenge edurban sisi west street. If usegoli bathi zikhona ediagonal street. Ungakuphi wena?
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 2 жыл бұрын
@@SimphiweMathunjwa I bought mine when I was in Durban, if you call the number that appears on his KZbin they will tell you where you can get the books.
@nobuhlengwenya7985
@nobuhlengwenya7985 Жыл бұрын
Ngiyatibongela kakhulu Babe Mkhize ngikuve kahle konke lokushito Ngiyabonga Khabazela
@pnkxaba
@pnkxaba 2 жыл бұрын
Siyabonga Khabazela!
@sizwedlamini9790
@sizwedlamini9790 9 ай бұрын
Bengicela ukubuza bekubhidlizwe umuzi ekhaya sashisa impepho sababikela Manje uma sesifuna ukubangenisa fanele senzenjani ?
@nomawethungcolo6375
@nomawethungcolo6375 Жыл бұрын
Kuyezwakala baba ,,. ngisacela ukubuza Uma ungasenabo abazali andlini ,sebashona ,Lana abakhona bangafuni ukukubikela umuzi okunaloko bavuse uchuku kumele kwenziwe njani
@rosenomsamokoena5098
@rosenomsamokoena5098 Жыл бұрын
Ngiyavusela thokozani baba umakungasekho abafowethu nabazali umama ezakhele kusetjenzwa kanjani
@velimabena1959
@velimabena1959 Жыл бұрын
Thokoza, I never knew that and I should do it, Thokoza🤝
@nokwaziqwabe3572
@nokwaziqwabe3572 Жыл бұрын
Amen baba lini igobongo
@thandiswainnocentiamiya6545
@thandiswainnocentiamiya6545 2 жыл бұрын
Sawubona baba Mkhize,mina ngiyintombazane engahanile kodwa ngithenge umuzi eGoli elhaya kuse Bergville.Ngaphupha usisi uyihlobo ongasekho efika endlini ngaqale ngabona imoto ithi shazi esangweni wase engena ethi uhamba nomama...ngoba abazalo abantu abangasekho nabo manje ngalendlela enjalo ngibafaka kanjani fanele ngiye ekhaya noma ngenze kanjani ngoba ngifuna ukundlulisa Ngiyabonga
@tbabilelinda1977
@tbabilelinda1977 Жыл бұрын
Baba ngyabong be ngihlezi ngididekile
@benjamintabu2067
@benjamintabu2067 2 жыл бұрын
sawubona baba ingaba izincwadi zenu zitholakala njani
@molefiabram5547
@molefiabram5547 2 жыл бұрын
Baba siyabonga
@user-lb8fr5zv7j
@user-lb8fr5zv7j 5 ай бұрын
Ngiyabonga
@MaryMabaso-rb1vb
@MaryMabaso-rb1vb Ай бұрын
Angisho mkhulu nje ngoba ngiyi nyanga ngiba khona nje just ukubakhomba kuthi benzenjan bayazenzela
@fikilengobese7791
@fikilengobese7791 2 жыл бұрын
Ngaze ngajabula ukuzwa iqiniso nakhu okunye okungihluphayo ngubani okhushulwayo phakathi kuka baba no mama bashadile abasekho bathi u nkosikazi aka khushulwa ngoba isiqhiki esikababa ngeke bahlale bobabili ezihlalweni ubaba uyikhanda lomuzi
@xhangaxhanga193
@xhangaxhanga193 2 жыл бұрын
Ndiyabulela Tata bendingazi uba ndoqalaphi xa ndibika ikhaya lam kuba abazali bam abazange bawbike Uzi wabo
@Ntethac1
@Ntethac1 2 жыл бұрын
Khabazazela, Ngiyayibonga incaelo yakho lendaba yokulanda abantu abadala olwandle ngake ngayenzelwa womunye umthandazi, ekuhambeni kwesikhathi ngatshelwa ukuthi abasekho ngaphakthi ngenxa yomsindo owawukhona egcekeni ngenxa kankosikazi owayengiganile ngaleso sikhathi
@nombulelombhele621
@nombulelombhele621 2 жыл бұрын
Wisdom at it's best👏👏👏
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 жыл бұрын
Wisdom from the Bible Psalms 119:105,2thimoty 3:16-17,or from the opinion Roman's 3:4,10:2-3???????????????
@cynthiadube1696
@cynthiadube1696 2 жыл бұрын
✊Khabazela asiylutho ngaphandle kwakho uma kukhulunywa ngomsamo wethu 🙌🙌🙌 I Nkosi isingcinele wena
@lulamaqueen8093
@lulamaqueen8093 3 ай бұрын
Baba siyabonga ngolwazi osinika lona.....abanye basinika ulwazi ngemali esingenayo
@GoodnessNonjiko
@GoodnessNonjiko Ай бұрын
Baba Mkhize ndihlutshwa yinto evele indivale ndingakhoni kuphefumla indicinezele ndibe ndiyiva ihamba la endlini ngathi yinyoni sesiside iskhathi indihlupha mkhulu ndincede
@phindilekutumela1410
@phindilekutumela1410 2 жыл бұрын
Syabonga Baba ngiphendulekile ,inkinga ila ubaba waphuma ekhaya wathola omunye umama washonela khona lapho Wawenza umsebenzi umama oncane ,ubaba useyafika emaphupheni usethi ucela ukulandwa (uyalandwa umuntu kabili Na?)
@user-st9lb4hh8p
@user-st9lb4hh8p 7 ай бұрын
Baba can we be able to get all your teachings in an audio mode like CD,s or memory sticks?
@NtombiGobingca-gh6tv
@NtombiGobingca-gh6tv Жыл бұрын
😢😢 ei baba waze wayichaza indaba mina ngingumuntu ongazi lutho ngathi ngiyohlola kwathiwa angifake abantu abadala ekhaya umuntu owangenzela akenzanga tu ngale ndlela baba uchazangayo was vuka no 1500 wonke😢
@sonnyduma5066
@sonnyduma5066 2 жыл бұрын
Uqinisile baba siphelile
@NdoZitha
@NdoZitha 2 ай бұрын
Nginalo ilungelo lokuzi.phahlela.ngoba.nabo.bhut.sebashona.bonke.nobaba.nomama.abasekho.ngingedwa.ngicela.ungichushise.mkhulu.ngenzenjani
@user-yp7hu3zt5n
@user-yp7hu3zt5n Жыл бұрын
Baba ngicela ukubuza mangabe mhlawumbe indlu yabanti abadala kungene umphezulu yasha abantu abadala kwenzekani ngabo lapho yini okufanele uyenze
@thabisilepalegrina1128
@thabisilepalegrina1128 2 жыл бұрын
Ngaze najabula namhlanje nkos ngokuba ngithole ulwaz olujule kangaka, BADLALILE NGATHI ABANTU, UKHULE MKULU UNGAKHOKHOBI
@ntombizodwamavismokwena8198
@ntombizodwamavismokwena8198 Ай бұрын
Mkhulu nginomuzi abasekho omalume and ngaba yimingedwa kuma ngenjejani mina
@barbarazwane9042
@barbarazwane9042 2 ай бұрын
Ngiyabingelela bab'Mkhize ngicela ukwazi ngoku khuphula khona kwenzi kanjani
@zakhelehngcobo25
@zakhelehngcobo25 2 жыл бұрын
Mina mkhulu ngabafaka abantu abadala kanzima kodwa izinto zazingikhanyela.ngithe sengiplana ukyovela ekhweni kwavele kwavaleka konke.sengzozwa ngababonayo ukuthi knomumtu womndeni owavukwa umona wabathwebula.angsazi ke sekmele ngenzenjani manje.impilo imile nsee
@nkosinathimkhize7294
@nkosinathimkhize7294 2 жыл бұрын
Khabazela
@MakhosonkeTv
@MakhosonkeTv 2 жыл бұрын
amen mkhulu
@ndidanegloria8282
@ndidanegloria8282 2 жыл бұрын
Baba Mkhize balandwa kanjani enxiweni
@shirleysibongile6951
@shirleysibongile6951 2 жыл бұрын
Uma ungenaye ubaba noma ungena mali yokuthenga imbuzi kufanele ngenze njani
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 2 жыл бұрын
Sbonge baba VVO ngolwazi olujulile,...kade sidlalwa kuphele imali
@hholagazi
@hholagazi 2 жыл бұрын
Ngaze ngajabula ukuqondana nale video kudala ngifisa ukubika umuzi. Ngiyabonga kakhulu
@mlungisimbanjwa7526
@mlungisimbanjwa7526 Жыл бұрын
Ngibingelele ngicela ukubuza ku khabazela if uphupha amakhehla ethi akuvakashele
@mzikayisekhanyile1596
@mzikayisekhanyile1596 2 жыл бұрын
Hey Khabazela awungisize la ekhaya sagudluka kancane enxiweni elidala kwakhiwa umuzi omusha, manje inkinga yami ila ngihlezi ngiphupha sisenxiweni elidala sonke isikhathi manje angazi ukuthi kwenziwa yini lokho, ngambuza ubaba naye wathi uhlezi ephupha khona enxiweni elidala, manje angazi senze njani, ngiyabonga
@mduduzibiyela8910
@mduduzibiyela8910 2 жыл бұрын
KHABAZELA NGENELISEKILE SESIPHELILE YILEZINYANGA
@slindileprincessngcobo1537
@slindileprincessngcobo1537 2 жыл бұрын
🙌
@Nexdoor2012
@Nexdoor2012 Жыл бұрын
Uqedile ungethola...... This wisdom is needed especially kulezinsuku zokugcina
@angiemsomi7332
@angiemsomi7332 2 жыл бұрын
Undodana abazali Shruthi mabengasekho ubalanda ekhaya elikhulu mesebabuyisa
@ntandokubeka3353
@ntandokubeka3353 2 жыл бұрын
Siyabonga Khabazela. 1. Imbuzi yokubika iyahlatshwa idliwe same day lo half? Or iyabekwa kuhanjwe no half wokuyongenisa ngawo? 2. Impepho nama khandlela obike ngawo ekhaya uhamba nawo yini or kusala ekhaya bese usebenzisa okusha phambili? 3. Inyongo uyenze njani yale zimbuzo zontathu?
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 2 жыл бұрын
Umbuzo omuhle ngifisa ngathi kungaphenduleka sizokwazi, I hope ngizoyithola impendulo kwenye yezincwadi engizithengile
@thabisilepalegrina1128
@thabisilepalegrina1128 2 жыл бұрын
Zitholakalapi izincwadi dadewetu 🙏🙏
@thuthukahadebe4266
@thuthukahadebe4266 2 жыл бұрын
Aw ngeke babuMkhize ngiyaphika. Bakhona abakwazi ukubafaka. Aiboh!
Umsebenzi wokubonga
10:26
Umsamo Institute
Рет қаралды 74 М.
Imimooya esezingeni eliphezulu ekumuntu wesifazane
14:04
Umsamo Institute
Рет қаралды 77 М.
Can A Seed Grow In Your Nose? 🤔
00:33
Zack D. Films
Рет қаралды 30 МЛН
Ningakujahi Ukufaka Abantu Abadala Ekhaya.[0780046059]
19:47
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 15 М.
Ukungeniswa kwabantu abadala nokubikwa komuzi
5:18
Thuthukani Institute
Рет қаралды 6 М.
Nhlanhla Mtaka uhlaziya amaqembu anikwezwa imali abamhlophe.
3:53
POLITICAL_CLASS_ROOM
Рет қаралды 8 М.
Ingono Yomsamo epsiode 8
25:02
The BarLeader TV
Рет қаралды 45 М.
Ukuhlola umsamo
12:51
Umsamo Institute
Рет қаралды 87 М.
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14
Gagasi FM
Рет қаралды 73 М.
IZIMPAWU ZOKUBA NENDLOZI (ABANTU ABADALA)
11:36
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 47 М.
Spiritual Consequences of Anger and Hatred
13:13
Umsamo Institute
Рет қаралды 10 М.