uMtekhala enekela izwe isizathu esenz aze afonele umfaz ka Shwi....m

  Рет қаралды 30,391

Radio iNkezo ZA

Radio iNkezo ZA

Ай бұрын

Пікірлер: 107
@simphiwecele3873
@simphiwecele3873 Ай бұрын
Cha Mtekhala indlela uyibeka ngayo lendaba ikhomba ukucaca ,Ushwi akehlise umoya belungise sisanidinga endlimeni and ngaphandle kokubuyelana kuzobanzima ngaphansi kwamagama enu xoxisanani bobaba siyacela siyiSizwe
@user-dp1eb9to1y
@user-dp1eb9to1y Ай бұрын
Kodwa Mtekhala bhut omdala ngiyaythanda indlela ozithoba ngayo ngasosonke iskhathi.uyndoda mfokaMagubane
@mandlenkosilucky9005
@mandlenkosilucky9005 Ай бұрын
Ngiyamkholwa uMtekhala kuno Shwi, noma ngingazi ukuthi ubani ophambukile.
@user-ds2hm4rh8k
@user-ds2hm4rh8k Ай бұрын
Uyindoda mfoka Magubane❤❤❤
@user-qk2nh2bq2h
@user-qk2nh2bq2h Ай бұрын
Ayikho inkinga ngalokho Nina benifana nengane zandawonye
@UbukaOnline
@UbukaOnline Ай бұрын
Labobaba basukabkude basuke bangenwa umuntu onomona.
@nomasikomoyo9967
@nomasikomoyo9967 Ай бұрын
All the best muntuwabantu.
@vusishandu9486
@vusishandu9486 Ай бұрын
Lungisani madoda isizwe siyanidinga nobabili ❤❤❤
@NKOSI419
@NKOSI419 Ай бұрын
Ilungiseni lendab bo baba siyanithand siyizwe
@DumisileMncube-sc8fo
@DumisileMncube-sc8fo Ай бұрын
Cha Bo bhuti abadala angeke nje ngidlale ngani bafwethu lungisani lesi simo syathanda kakhulu nkabi ezindala
@user-yb1zh4zu5s
@user-yb1zh4zu5s Ай бұрын
Kahle kahle uManyathi okmele ashawe kabuhlungu nguyena osimoshele umculo wenu
@user-md2ct6bn5y
@user-md2ct6bn5y Ай бұрын
😂😂😂😂
@senzoedward294
@senzoedward294 Ай бұрын
Kahle kahle bafana bakithi nina nobabili Shwi noMtekhala niyadinganga umculo wenu njengoba ningasasebenzisani nje ,niyawunona nani awusayindawo,futhi nathi asisawufuni ,hlalani phansi nobabili niyekele bonke lababanye abantu,konisiza lokho
@mukelisenijabulani
@mukelisenijabulani Ай бұрын
Mmmh..😢 I wish bengaylungisa lento ngoba siyawdinga umsebenzi wabo..🎉
@nqamulekhweni7551
@nqamulekhweni7551 Ай бұрын
uMTEKHALA akaze agxeka noma wakhuluma kabi uShwi kuma Interview akhe eeeeeey kodwa uShwi mmmmhhhhh
@MagicZakhe
@MagicZakhe Ай бұрын
Ngiyavuma NAMI ulimi Luka Shwi mayebuzwa ngeqembu kudingidwa udaba lwakhe nomtekhala uyakwa futhi unolaka
@user-zi4lz1od3s
@user-zi4lz1od3s Ай бұрын
Umanyathi yixoki makunje
@snethembaphelelani9371
@snethembaphelelani9371 Ай бұрын
Bobhuti musani ukuvumela ukungenwa abantu syanicela Yaz umsebenzi wenu siwuthanda kanjan, Mina ngiwumlandeli wenu ninobabili manje angsazi ngilandele bani, niyasdida manje Syacela lungisani la konakele khona
@luckymshengu
@luckymshengu Ай бұрын
Kumele niyilungise lendaba bobaba plz 🙏 😢
@ThandiZondi-jl3iq
@ThandiZondi-jl3iq Ай бұрын
ay kodwa.thina asiphathekile kahle ngokwehlukana kwenu
@vuyanimabaso6081
@vuyanimabaso6081 Ай бұрын
ngifisa ukuthi bangakwazi loko.🥲
@welcomenkosinathidube7805
@welcomenkosinathidube7805 Ай бұрын
Ngiyohlezi ngise sidin lakho baba umntekhala ngoba uzwakwala uneqiniso
@MuziZondo-de3wm
@MuziZondo-de3wm Ай бұрын
Kuyezwakala cha umf2 uShwi usewangenwa ubuxoki bomaskandi.ngeke esalunga.wena Mtekhala zizamele indlela yokuphila.uyozisola eseyedwa
@moyomatsinda1016
@moyomatsinda1016 Ай бұрын
Ushwii ule pride njalo ngudoti yomuntu lo shwii ukhuluma ngani ngumfazi lo shwii
@BrightonGumede
@BrightonGumede Ай бұрын
Kodwa akakaze akhulume lutho akenihlukane noShwiii ..bashiya yedwa bahamba bonke akenimyeje
@NduduzoManyanga
@NduduzoManyanga Ай бұрын
Luhle ulimi lukamtekhala alunayo inhlabathi futhi kuyakhombisa ukuthi uShwi umthatha njengobhuti wakhe
@skalilokwe9207
@skalilokwe9207 Ай бұрын
Mntekhala ndoda seninobabini niyazazi izwe lonke beselinithatha njengezelamani, azikho izitha zanaphakathi khumelanani umlotha Bafana nibambisane niqhube isiphiwo senu
@SizweZungu-xu3my
@SizweZungu-xu3my Ай бұрын
Umuntu odinga induku lana Manyathi sengibonile
@thabolanga9529
@thabolanga9529 Ай бұрын
Kuxolise lokho bhuti ingaqhubeki lendaba please nakuye dludla asizifuni inkinga zenu yekani ukuvumela abantu bezindaba benixabanisa mtekhala yehlela ngezansi bhuti ungowakwe and siyadinga ukunibona nihlangene ndawonye ayifuneki i dro please please ngicela uzehlise niyeke abezindaba ngeke benisize ngalutho hlangana mhlathi owazanayo❤❤❤❤
@Sandilesibiya126
@Sandilesibiya126 Ай бұрын
Nqinsile bafo
@hloniphanindlela4800
@hloniphanindlela4800 Ай бұрын
Mahle amagama
@sthembisomkhwanazi7503
@sthembisomkhwanazi7503 Ай бұрын
Umtekhala usuke bese ezenza msulwa ngeke ilunge lendaba makusenjalo wayethuleleni ingane idelela uShwi edriver
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q Ай бұрын
Gologo bomvu into ýabafazi iyaxabanisa mina umfowethu oka 65 umfazi wakhe 69 mina 79 ungsola kumfazi wakhe ngnaye owami ka 84 asizwani namanje ugane ekhaya imina ebengimncane ngalesa skhathi
@bongekadlamini1226
@bongekadlamini1226 Ай бұрын
Syanidinga bo.xolelanani ❤
@NdiliswaHesman
@NdiliswaHesman Ай бұрын
Thina sinithanda nihlangen
@ayandaximba7456
@ayandaximba7456 Ай бұрын
Wena utshela umkami ukuthi ngyaqonywa Wena ubulelephi bengihamba nawe nje ngyakusola usufuna ukumphezula
@user-bn9sk3xr4k
@user-bn9sk3xr4k Ай бұрын
Anilungise mtekhala kodwa nkinga ngath ayikho kuwe yaz angikaze ngikuzwe ugxeka ushwi ukhuluma kahle ngaye yaz kodwa yena mekhuluma uveza okubi ngawe ayii lungisan bafwthu kodw mawuth ft nike nakhuluma ngomsebenz kshuth khona lo oniqhathayo and ushwi ngath uyabavumela kabt thina sfuna nihlangane ushwi engalaleli umuntu oyedwa lalelan thina balandeli esinibeke la enikhon njengamanje
@Sizwe.
@Sizwe. Ай бұрын
Angiboni nkinga ekubeni ezi numbeni ngoba bebesebenza ndawonye end sekufan nobhut no mfweth
@PhilaniMazwi
@PhilaniMazwi Ай бұрын
Shwi isiyingayinga
@khanyisaningubane7409
@khanyisaningubane7409 Ай бұрын
Umanyathi oxoki😂😂😂😂
@prettydube5440
@prettydube5440 Ай бұрын
Bayanixabanisa qaphelan umuntu akaythandi into enhle
@sbusisoqmbhele3665
@sbusisoqmbhele3665 Ай бұрын
Ngizoke ngilalele engabshwi inkulumo
@siyandadlamini2988
@siyandadlamini2988 Ай бұрын
Basebenza bonke and their relationship is beyond numbers Lokhu kusobala ukuthi into abayixabanelayo iphushwa ngabantu ababadlela umona
@bongiwezwane5050
@bongiwezwane5050 Ай бұрын
Beningibusisa nisahlangene bobhuti, ngathi ningabuyisana nizehlise nobabili nilungise niyeke abantu abanimushelaya, beniyenza intoyenu shame but now wooooooow akuhambi kahle
@THEMBISILEDLUDLU
@THEMBISILEDLUDLU Ай бұрын
Abantu abayifuni into enhle ningalaleli abantu abanomona
@masibongekakhanyilekhumalo9739
@masibongekakhanyilekhumalo9739 Ай бұрын
Uyindoda Mtekhala bhuti
@NhlahlaMbatha
@NhlahlaMbatha Ай бұрын
Ngiyafisa isimo sibuyele kwenjwayelekile lento ivele ingihlengezelise inyembezi ngifise ukufa.
@NolinganaManqawa-bw3qi
@NolinganaManqawa-bw3qi Ай бұрын
Eyii bafana bam ningadlali izitha , imbumba yamanyama. Nina ke ningumntu nomfowabo akungangeni mntu phakathi kwenu futhi siyanithanda phambiiiili
@GymLover-vh7ml
@GymLover-vh7ml Ай бұрын
Umuntu Uma Uphila Naye Ikakhulukazi Umuntu Ophila Naye. Umngani Wami Uyakwazi Ukuba ne Number Yo Mkami Akukho Nkinga Lapho U Shwii Usenza Izingane Njee Udlala Abantu
@mcsiemtetua-ki3dh
@mcsiemtetua-ki3dh Ай бұрын
Uchaza umbhede lobaba Umbuzo uthi wake wabafonela yini abafazi bakho uShwi?
@vukaningubane1582
@vukaningubane1582 Ай бұрын
Utshelumkami ukuth ngiyafeba wena ubulelephi bengihamba nawe.
@sibonisocbonah1143
@sibonisocbonah1143 Ай бұрын
Yah khona ngeke usebenze more than 10 years nomuntu ungaxhumani nabantu asondelene nabo... Uma senifana nobhuti nosisi kugcina sekuzenzakalela uShwi kusobala vele ukuthi akanaqiniso... Kusuka kuma 90s kuza ku2020 uShwi akaze amfonele umka Mntekhala 😅😅?
@user-rq4bf9ww3d
@user-rq4bf9ww3d Ай бұрын
Ayi bo nginazinizwana musani ukuxabana wezingane zami mboneni lomuntu onixabanisayo
@MenziMbhele
@MenziMbhele Ай бұрын
Why kanti yena lo efuna ukubuyela ku Shwi engazenzeli okwakhe
@SamJoki
@SamJoki Ай бұрын
Khaniyilungise lenda iyandikhathaza sanuvumela umona ungene phakathikwenu uyavuya lomntu unahlukanisayo unetliziyo embi lomntu unahlukanisayo
@shyletnantondlovu6557
@shyletnantondlovu6557 Ай бұрын
Ukuba ne contact kuhle kodwa kubi ukuhleba umuntu kumkakhe uthi uyajola. Mtekhala ucasha ngomunwe. Vuma iphutha lilungise indaba
@user-lu7gq6zg4n
@user-lu7gq6zg4n Ай бұрын
Thina sanithanda ninobabili emculweni wenu niyasiphoxa nje nawe Shwi cabanga impumelelo yenu ninobabili yayisijabulisa Zaman nje nixoxisane yimbi lento
@lawrencenyide6304
@lawrencenyide6304 Ай бұрын
Sisanidinga bo Baba emculweni nindawonye ayidlule into eyanixabanisa siyashweleza siyi SA .
@Siyabonga-ek4rl
@Siyabonga-ek4rl Ай бұрын
Kodwa ubaba Shwi bamluthile oManyati
@maureenzondo5878
@maureenzondo5878 Ай бұрын
Uyndoda bafo qhubeka ukhombise ukukhula syanidinga vele kakhulu aykancane ungaphelimoya mfo🙏🙏🙏ngisuka kudekabi nje. Ukuthi ningahlukana kanje
@user-pe3lq4zo3i
@user-pe3lq4zo3i Ай бұрын
Mina kuko konke lokho ngicela into eyodwa lungisani izinto nibuyele emsebenzi siyanithanda singabalandeli benu pls sibuhlungu ngani😮
@mandlamncwabe3030
@mandlamncwabe3030 Ай бұрын
Bantu bendaba bayayibhebhezela ay😢😢
@innocent3849
@innocent3849 Ай бұрын
Bafowethu yekani ukneka amanikiniki enu phambi kwabantu umuzi nomuzi unemfihlo yayo yekani leyonto sengiyacela ke manje aylungiswe loyonto nobabili ningayhlazi
@victormfanafuthihadebe9443
@victormfanafuthihadebe9443 Ай бұрын
Eyamaboda ayiphele bafowethu hhay man idimoni alingabi namandla
@bethwellsizwe3665
@bethwellsizwe3665 Ай бұрын
UMteh
@jabulilebuthelezi8241
@jabulilebuthelezi8241 Ай бұрын
U Shwi naye hhayi usebhibhidla kakhulu uwuvovo liyakhipha.
@MenziMbhele
@MenziMbhele Ай бұрын
Wena uthanda ukulawula nje enza okwakho uhlulwa yini ukuzenzela eyakho ingoma
@ThandokwakheNzuza-pt2fx
@ThandokwakheNzuza-pt2fx Ай бұрын
Wayibeka mf2 futhi iyazwakala
@cfisozungu3844
@cfisozungu3844 Ай бұрын
Kodw bobhuti aniphoxe izitha niphinde nibe ndawonye kant yin aw kungafe muntu Noma nanivele nizondana nisendawonye ukuthi nanifihlelene cha niyanyanyisa shame angfun ukungasho
@user-pm2kx2qc9h
@user-pm2kx2qc9h Ай бұрын
Kungakuhle nihlale phansi nilungise ningabi izitha ningezona ngoba ixoki niyalazi
@user-zi4lz1od3s
@user-zi4lz1od3s Ай бұрын
Ayi lento eniyenzayo iyabheda madoda kadenihlangene kanje lungisani bafwethu
@user-cp6iw8xf8k
@user-cp6iw8xf8k Ай бұрын
Afowethu lungisani umfazi ningakkhohlwa kuthi usitsha esibuthakathaka buyisanani khumbulani ujosefa nomkaFaro pls lungisani
@lindikhayamakiki2366
@lindikhayamakiki2366 Ай бұрын
Kaniyilungise man sinifuna nobabini
@MjikelezoMseleku-qs2qf
@MjikelezoMseleku-qs2qf Ай бұрын
yin exoshe ushwi kwi hlanganani khon into ewrong ngo shwi
@WelcomeLoth
@WelcomeLoth Ай бұрын
Ubehhema nje lo Shwi wenu. Umbhedo nje womuntu nxe yaz useyangidina lo baba
@nhlalwenhlemphiliseni5873
@nhlalwenhlemphiliseni5873 Ай бұрын
Inkinga asazi ukuth ubani obhedayo umuntu nomuntu uhamba nomuntu amkhonzile
@toogooddube3765
@toogooddube3765 Ай бұрын
Unenhliziyo embi uShwi
@user-ln4dl1li7s
@user-ln4dl1li7s Ай бұрын
Uk abantu bayibeka ngenye indlela ngeke lisalungiseka leliqemb
@lingtonkhumalo8014
@lingtonkhumalo8014 Ай бұрын
Khona u Shwi usesebenzisa indaba yokufonelwa kwa Nkosikaz wakhe; inkinga kwaba ngu Manyathi ngoba efuna ukubahlukanisa ; kungenxa yemali akukho okunye
@user-ix9es6lj6x
@user-ix9es6lj6x Ай бұрын
Lungisani bobhuti nibuyisane umculo wenu nawona futhi senibadala futhi nobabili niyadingana bobhuti akumnand ukubona nina nobabili ningezwene
@mqansandwandwe8333
@mqansandwandwe8333 Ай бұрын
Umanyathi wenzani umsebenzi wakhe wokuxokiza Nina nobabili nenzani phendulani madoda Uma ningayazi lento eniyenzayo ayihlalephansi bambe umthetho
@LungileNgwenyaLungile
@LungileNgwenyaLungile Ай бұрын
Muntu obhedayo uye shwi
@SthembisoShabalala-mn5cg
@SthembisoShabalala-mn5cg Ай бұрын
Xoxani bobhuti abadala nibuyisane
@mandrewsibuyi-dz5qr
@mandrewsibuyi-dz5qr Ай бұрын
Kwa mina nginayo i number ka nkosikanzi wo mngani wami,injalo mfowethu uqinisile
@ayandaanele3180
@ayandaanele3180 Ай бұрын
Kunani ukuba neNumber yomkakho masibambisene singabangani?or awthembi umkakho nami uqobo?
@user-ej4jl3kx8x
@user-ej4jl3kx8x Ай бұрын
Sicela nikhulume niyidlulise lento thina sifuna ingoma kunina nobabili nihlangene nje kuphela
@siyabongachiliza503
@siyabongachiliza503 Ай бұрын
Manje kuyaqulwa yini ? Ubani kani iManyathi? Usaphila ,avele azikhulumele .
@ntokozosphesihle9339
@ntokozosphesihle9339 Ай бұрын
Lomanyathi akeke ephumele obala kungalokhu kukhulunywa ngaye ngathi umuntu ongasekho emhlabeni akeke aziphendulele simuzwe elakhe i-side....sombona futhi Uma engenalo iqiniso ngeke asirobhe......Thina singabalandeli bakaShwi Nomtekhala.....not shwi mantombazane or mtekhala kodwa Shwi Nomtekhala ngyabonga
@SabeloSthole-dd7rn
@SabeloSthole-dd7rn Ай бұрын
Ake ilunge lento siyawakhumbula lamadoda. Ushwi ekenze ubulungiswa ngoba uyena odingekayo ukuze iqembu libuye.
@sanelemanyathi
@sanelemanyathi Ай бұрын
Mina nje into engayiqondi la kuthi ushwi uyisinokwe ngaleyondlela yokuthi engahlez efunzwa nje yena ukuth akathin kahlen bhuti mtekhala shuthi umaz ngalendlela yokuth akakwaz ukuzithathela iynqumo yena uyafunzwa nje
@MzangwaCalvinMali
@MzangwaCalvinMali Ай бұрын
lungisan bafe2 iqhubekw impilo
@SiphamandlaEmnanuelDlamini
@SiphamandlaEmnanuelDlamini Ай бұрын
Kunjalo nje uma niphila ndawonye empilweni uba nawo ama number osondelene nabo. Kodwa siyanidinga isizwe.
@LangelihleMkhulekiseni-jv4mg
@LangelihleMkhulekiseni-jv4mg Ай бұрын
Animdubuli ngan lomanyathi
@ayandamanyathixcx2864
@ayandamanyathixcx2864 Ай бұрын
Kumele beqashe wena ubadubulele
@ziyandamaphini4722
@ziyandamaphini4722 Ай бұрын
Haybo, ihaba guys. Sifike nini lapho?
@nkanyisodlomo3747
@nkanyisodlomo3747 Ай бұрын
Kahle kahle indaba ingawe nomanyathi lo owafika ngawe kodwa nawe bhuti uma kukuthi uwe ogxosha abantu njalo nje awboniseki kurongi lokho bhuti
@user-sp6do6wr8h
@user-sp6do6wr8h Ай бұрын
Ngeke isalunguseka lendaba ushwi uqedile eStudio umtekhala unephutha elikhulu uyena owayexosha manager
@sthembisomkhwanazi7503
@sthembisomkhwanazi7503 Ай бұрын
Abantu basesouth Africa ababoni futhi abalaleli lento ngeke isalunga and uShwi isamcasula namanje mayekhuluma
@BallitoUip
@BallitoUip Ай бұрын
Kuyzwakala Mntekhala wayibeka yacaca
@sphamandlambanjwa4986
@sphamandlambanjwa4986 Ай бұрын
uShwi ucabangisa okomfana omncane, kunani uma uMtekhala enama number womkakhe njengoba kade besebenzisana nje? uShwi ucabanga ukuth umtekhala angamthathela umkakhe ekbeni bephilelana. akazethembi uShwih hhay. lendaba ngeke isalunga ngoba uShwi ubuswa yintukuthelo kanye nokuhlonyekiswa.
@shyletnantondlovu6557
@shyletnantondlovu6557 Ай бұрын
Mtekhala ligagu emlonyeni uyazivikela. Into emenza Abe phansi yikufuna ukwenzelwa. Uphi uMaqatha????
@mlungisimabanga4360
@mlungisimabanga4360 Ай бұрын
Engani Mina nginayo inamba kamakoti womngani wami. Nabantu babafowethu nje nginawo akuyona inkinga leyo!!
@UbukaOnline
@UbukaOnline Ай бұрын
Bafethu sisamile singabalandeli bakwabaka shwi noMtekhala. Sisuka kude kwi Hlanganani kuze kuzongena manyathi.shayani lomanyathi.
@user-sb6pn3yx4p
@user-sb6pn3yx4p Ай бұрын
Indoda eqotho aihlomekiswa amanye amadoda Nina nigabandawonye musan ukhlukaniswa abantu
@vusibhekan
@vusibhekan Ай бұрын
ningaxabani bobaba lungisani
uShwi uthi ngeke kusenzeka besebenze noMtekhala, Waveza nokubaxabanisile.
9:59
Gezani Media Productions
Рет қаралды 174 М.
Dr Mnguni Ekhuluma Nemikhovu Yakhe Bukhoma
14:16
Real TV1 Stories
Рет қаралды 227 М.
Red❤️+Green💚=
00:38
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 51 МЛН
DEFINITELY NOT HAPPENING ON MY WATCH! 😒
00:12
Laro Benz
Рет қаралды 49 МЛН
孩子多的烦恼?#火影忍者 #家庭 #佐助
00:31
火影忍者一家
Рет қаралды 51 МЛН
How to win a argument
9:28
ajaxkmr
Рет қаралды 359 М.
Mdumazi stage performance Worshop Durban@Gugu Dlamini Park
7:17
Amahlola mvula media
Рет қаралды 1 М.
Skhumba comedy 23
30:36
Laughing with Greg
Рет қаралды 169 М.
Magumede - Umfazi unemilomo emibili
16:49
SELECT AFRICA TV
Рет қаралды 34 М.
Izinkabi chronicles[ Episode 18] - Usizi nobungozi bomuthi wezinkabi
31:13
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 112 М.
Khangelani DSD noNgiga baveza umlando wabo nokuthi bahlangana kanjani noMgqumeni.
10:00
Every night, I have a nightmare… 😱💤
0:50
A4
Рет қаралды 2,9 МЛН
POR QUEEE DIVERTIDA MENTE 2 !!! #SHORTS
0:15
Figuritalo
Рет қаралды 44 МЛН
Кот Оказался В ЗАПАДНЕ🙀☠️
0:38
ИССЛЕДОВАТЕЛЬ
Рет қаралды 2,3 МЛН
NEW MAFIA EPISODE INCOMING 🖤
0:34
Alan Chikin Chow
Рет қаралды 6 МЛН
Didiya hume wo chidiya dila do na 🦜🦜 #shorts #comedy 😜
0:34
Sikha shorts and vlogs
Рет қаралды 69 МЛН