uShaka wayengasikhulumi isiZulu esakhula, Okungi okushiwoyo akulona iqiniso

  Рет қаралды 19,769

My Nati

My Nati

Күн бұрын

Пікірлер: 99
@MyNati1
@MyNati1 9 күн бұрын
A very special thanks to UKZN for honoring our fallen hero, Dr. Phyllis Naidoo, please watch the entire video below 👇 👇👇 kzbin.infoXk45YkDARLM?si=sr33pYl7eDlhxxqN
@Myooooli
@Myooooli 9 күн бұрын
Siyabonga
@DabukoMbhele
@DabukoMbhele 9 күн бұрын
Siyabonga solwazi Mazibuko ngempela kunjalo nje
@QiliLazikhothemhlane
@QiliLazikhothemhlane 9 күн бұрын
Wabonga ngesingisi?
@ThabaniGwala-l8z
@ThabaniGwala-l8z 9 күн бұрын
Unamanga lomama, sasingekho isizwe sakwaNxumalo, kodwa uNxumalo kwakungemfowabo kaZwide inkosi yamaNdwandwe. uShaka akaze anqobe zonke izizwe, ezinye wehluleka ukuzinqoba. uMkabayi wanqatshelwa uShaka ukuthi ayogana kuZwide, yize kwabe sekuvunyiwe uSenzangakhona owabe ewuyise. uSojiyisa wayengeke athathe ubukhosi bakwaZulu ngoba wayengazalwa uJama, kepha unina wafika ezogana esemthwele. Ulimu olwabe lukhulunywa uShaka kwakuyisi Lala-Nguni, okuyisithefuya. Lolu olukhulunywa manje isiNtungwa-Nguni olwabe lukhulunywa kwa Ndwandwe (Nongoma / Gudunkomo).
@siphodlamini9903
@siphodlamini9903 9 күн бұрын
Yey sizokhsthsla yinina zazi ndlini nisitshela lokhu sisathi sibambalokho nize nokunye siyekeni manje 😂😂😂😂😂😂
@sibonakalisomnguni1413
@sibonakalisomnguni1413 8 күн бұрын
Siyabonga mama nenhlonipho yakho yokungawabwki amagama angamahlazo mbaba
@CeboBiyela-s9q
@CeboBiyela-s9q 5 күн бұрын
We are the Zulus we are the blacks we are the African we are proud Zulus❤❤❤❤❤
@fabinasetati8736
@fabinasetati8736 5 күн бұрын
Bayede
@BongieBala
@BongieBala 2 күн бұрын
Uzalwa uba kwaZulu?
@PeterMkhize-uv4nz
@PeterMkhize-uv4nz 8 күн бұрын
Yebo iLemne lalingasikhulumi isiZulu. Bheka ngoba wathi uma efika kwaMthethwa, bakwazi abakwaMthethwa ukumuzwa ukuthi akyena owesizwe sakwaMthethwa ngoba baze basho abaThethwa ukuthi yebo kodwa noma lomfana ephila nathi kodwa kukhona okunuka saNtungwana lapha kuye. Nesisho esithi kunuka santungwana sasuka lapho.
@RobertSithole-z4y
@RobertSithole-z4y 9 күн бұрын
CA lasishinsha usizulu iswati we cosicosi yaphela yinganekwana ngempela le iqanjwe ubayede😂😂😂😂😂😂❤❤
@bhekizazimngwengwe7947
@bhekizazimngwengwe7947 9 сағат бұрын
Alukho ulwimi olwakhiwa uShaka amanga nje lawa ngoba sebefuna ukuthi bangabanikazi bolimi esilukhulumayo, amanga aluhlaza.
@Richardduma001
@Richardduma001 8 күн бұрын
Ngiyakweshwama lokhu kokuthi isilo U Nodume ehlezi wayengasikhulumi is Zulu.Kodwake umuntu ufunda azafe.
@thulilezulu1755
@thulilezulu1755 9 күн бұрын
My high-school teacher Mrs Mazibuko❤
@NathiMathenjwa-st8sh
@NathiMathenjwa-st8sh 8 күн бұрын
USenzangakhona wayengeyiso iSilo, iSilo kwaba uShaka ngoba nguyena owokuqala owakhothanyelwa ngamakhosi ezizwe.
@thabanimkhwanazi8138
@thabanimkhwanazi8138 9 күн бұрын
Nizosidukisa nina nithengisa ngezwe lethu
@NathiMathenjwa-st8sh
@NathiMathenjwa-st8sh 8 күн бұрын
Abafazi abaqhele emlandweni ngoba yibo kanye abadayisa ngesizwe ngoba yibo abamukela inkolo yabamhlophe nokuyiyona eyenza amadoda aqala aba ntekenteke.
@MuziwokuthulaMkhize
@MuziwokuthulaMkhize 8 күн бұрын
Ushayelani khona isizwe sidayiswe yibo kwaba fikayo isitha asibhekani ngqo no we slisa kodwa sisebenzisa owe sfazane
@sithembisoreginaldkhanyile5283
@sithembisoreginaldkhanyile5283 8 күн бұрын
naze nayithumthum wemadoda niyihlazo ezweni
@phindalukhele5375
@phindalukhele5375 7 күн бұрын
Usangene wena
@SliNyawo-b4q
@SliNyawo-b4q 9 күн бұрын
Prof Mazibuko ❤
@zombedube6053
@zombedube6053 9 күн бұрын
Wawukuphi Sonke leminyaka wawuthuleleni.
@SiyabongaSandile-bb5gt
@SiyabongaSandile-bb5gt 5 күн бұрын
ayngeke sokhathala amanga alesbongo sakwaZulu hhaybo
@firstinvisible757
@firstinvisible757 9 күн бұрын
UShaka wayengaskhulumi IsiZulu
@SolileNgcongo
@SolileNgcongo 9 күн бұрын
Amanga aluhlaza cwe
@khethadlamini4086
@khethadlamini4086 9 күн бұрын
Kunjalo. ILembe lali Thefuya ngoba lakhulela kwaMthethwa. AbaThethwa noQwabe babeThefuya (ukuYeyesa, yingakho oQwabe bethakazelwa ngoYeyeye) yingakho lezizwe ezimbili (Mthethwa no Qwabe) zaziganiselana nakakhulu.
@mristomanyakanyaka1298
@mristomanyakanyaka1298 7 күн бұрын
Who was Shaka's biological father...?
@mristomanyakanyaka1298
@mristomanyakanyaka1298 7 күн бұрын
If his biological father was Jama,what was his clans surnames (izithakazelo zakhe)bcs all the Jama's I know ngabo Zizi,Dlamini...?
@NonkuthulaXaba
@NonkuthulaXaba 3 күн бұрын
​@@mristomanyakanyaka1298Senzangakhona is Shaka's father
@Chinekewhowwww
@Chinekewhowwww 8 күн бұрын
Ingxaki ayingomazulu kwala azibiza amazulu
@PhindileZembe
@PhindileZembe 6 күн бұрын
Kunjalo 👊
@Mhlaziyi
@Mhlaziyi 8 күн бұрын
Waqala wabiza iNkosi uSenzangakhona ngeSilo usuke usugejile. USenzangakhona akaze abe yiSilo
@tkmox1033
@tkmox1033 2 күн бұрын
Yini iSilo in the first place isilo yinyamazana edla inyama for eg a lion or ingwe something feared ther it became honouring to call inkosi or induna as an isilo so the fact that u presume senzangakhona as a small kig that time doesnt mean he cld not qualify to be called an isilo as if ther were qualifications to be called isilo
@Docmnguni2945
@Docmnguni2945 9 күн бұрын
Ngaphambi kokubunjwa kukazulu kwakukhona izizwe ezazingabenguni, yize ukukhuluma kwazo kwakunakho ukuhluka kancane kodwa kwakukhulunywa isinguni okwakuwulimi ababesuke nalo enhla nezwe. Ziningi ke izinto ezazenza kugcine kuhluka ukukhuluma, okokuqala kwakuyindlela yokuhlonipha, umzekelo, umakoti kwakuyichilo ukuthi abize igama likayisezala, umzekelo, igama elithi mpisholo liqhamuka kwabuthelezi liqhamuka nomalokazana bakhona ngoba besaba ukubiza uyisezala owayegama lakhe linguMnyamana. Igama elithi into imtoti laqhamuka nesilo uShaka ngoba ebalekela ukubiza igama lika nina unandi ngalokho wayengeke athi into imnandi ngoba kuyigama likanina, kuningi ke bakwethu okwabayimbangela yokuthi kwakheke amagama enza kuhluke ukukhuluma kwabantu, yingakho nanamuhla kusekhona inkulumo yezigodi. Ningalahlekiswa ngabantu abafunda umlandu emaphepheni bakwethu.
@SinaloMolefe
@SinaloMolefe 9 күн бұрын
❤❤❤❤❤❤
@NingiMngani
@NingiMngani 9 күн бұрын
🙌🙌🙌
@PeterMkhize-uv4nz
@PeterMkhize-uv4nz 8 күн бұрын
Yebo umlando uthi umkhosi womhlanga wake waba khona kwaZulu. Kodwa wabuye wayekwa, kanti uyekwa njena usuthathwe ngomunye woNdlunkulu baseSwatini owayegane uSobhuza wayowethula eSwatini. LowoNdlunkulu kwakunguNkosikati LaNxumalo. Umkjosi lona uze wabuya ngama80's kuleli likaMthaniya usubuyiswa uMntanenkhosi Mantombi ozala iSilo esisesihlalweni njengamanjena.
@nomagcisacawe3297
@nomagcisacawe3297 8 күн бұрын
Not true. Before shaka there was NO zulu nation but a small clan. Zwelithini himself admitted that he copied Umhlanga from the swatis after seeing it when Sobhuza invited him to the ceremony to choose a bride.
@Itisfijished
@Itisfijished 9 күн бұрын
What language did he speak ?
@PrinceJangaza
@PrinceJangaza 6 күн бұрын
Syabonga
@NingiMngani
@NingiMngani 9 күн бұрын
Eyi impela kuningi thina sizukulwane esisha esingakwazi, bengingazi ukuthi kunolimi lweSitungwa
@AzulaZuko100
@AzulaZuko100 3 күн бұрын
♥️
@warren14567
@warren14567 6 күн бұрын
Mthaniya ka Sotobe
@RobertSithole-z4y
@RobertSithole-z4y 9 күн бұрын
Wayekhuluma isiswati yini unamanga lo anti😂😂😂😂😂
@zwelethumtshali5558
@zwelethumtshali5558 9 күн бұрын
Yebo wayethefuya
@DumisaniMchunu-p6t
@DumisaniMchunu-p6t 9 күн бұрын
Yey mama udoti nje lento oyishoyo usimoshisa iData nhestambu sakho esuwumlando ofile
@SandileMhlongo-y3i
@SandileMhlongo-y3i 9 күн бұрын
ISILO USENZANGAKHONA😢
@sbonelomusawenkosi7896
@sbonelomusawenkosi7896 9 күн бұрын
Yanya wena
@bongekilesibiya8736
@bongekilesibiya8736 9 күн бұрын
Bakhuluma kanjena nje khona abamvikelayo
@zombedube6053
@zombedube6053 9 күн бұрын
MaZulu stop this nonsense She looks paid
@GwinyiNtshe
@GwinyiNtshe 9 күн бұрын
Cha ukhuluma iqiniso elimsulwa🤞
@nkosikhonagumbi3766
@nkosikhonagumbi3766 9 күн бұрын
ubani owayekhona emuzwa ekhuluma?
@sizuyisemngadi9559
@sizuyisemngadi9559 9 күн бұрын
Ngabe ukhona umzekelo ongasipha wona mayelana nolimu lwesiNtungwa
@manukuza1399
@manukuza1399 9 күн бұрын
Lutho! Zìbhajwe kuloZulu, isiZulu, Zulu zulu zulu zulu zulu njalo. Nawo lomlando uthathwa ezincwadini zabelumbi bese uba uchwepheshè-ke ngokùfunda nje lezoncwadi. Amanye amakhosi nezizwe zawo nolwimi, dololoh!
@frica466
@frica466 2 күн бұрын
Kwa kwiyilo lolimi selubizwa ngesizulu.. Kwakuhlukana ngezilimi zezigodi... e. g. e zululand ngako mpangeni, lundi, mongoma abakhilumi njengabaseMsinga, bergville nase escourt... Indlela bathefeza ngayo... All in all.. Ulimi olulodwa... Ama ntunfwa mthethwa no Qwabe labo babe kuluma same nguni language kushiyane ngo limi lwezigodi😂
@Os-qf8jh
@Os-qf8jh 7 күн бұрын
IYAMANGAZA LENTO NITHULE YONKE LEMINYAKA 30YRS , NAMUHLA SENIXOXA HISTORY NO;2. 🤔 ai Engathi no Zulu Kzomele Asixege kancan😢
@NtokozoFeliez-x6z
@NtokozoFeliez-x6z 18 сағат бұрын
USenzangakhona akakaze Abe isilo
@mqansandwandwe8333
@mqansandwandwe8333 8 күн бұрын
Kusamele mama uchaze ngyuzwa mawuthi inkosi yazalwa Shaka naye wazalelwa ubukhosi, Dingane, Mpande abazalelwanga ubukhosi owayezalelwe ubukhosi kwakungu Sgujana ngenxa yobugwala uShaka wabuthatha ubukhosi ngoba waye ZONDAMAGWALA namanje kuzoba njalo futhi
@GwinyiNtshe
@GwinyiNtshe 9 күн бұрын
Impela wayethefula ulokhu noMbuso Khoza uyakusho
@CROCO94
@CROCO94 9 күн бұрын
Kuyiqiniso zingane zakwethu lento injalo. Umndeni wakithi wazizela kaZulu singamaPedi ayezinde eMnambithi. Sabuthenga ubuZulu bethu emva kokushiya amaPedi ngezinhloso zokusa siwumndeni owawubambisene namaNgisi. Namhlanje akekho noyedwa okwazi ukukhuluma isiPedi kepha usiko lakithi lisahamba isiPedi. Okhokho bathatha uMaria okaDinuzulu kwayilapho sesiphila isiZulu kithi siqolwa uKhokho wakaZulu
@thulanintunja3349
@thulanintunja3349 9 күн бұрын
IsiZulu esasikhulunywa wuShaka sehluke kakhulu kunalesisiZulu esikhulunywa namhlanje.UShaka wayethefuya yapha.
@CROCO94
@CROCO94 9 күн бұрын
@@thulanintunja3349 Kuyiqiniso nalokho ukuthi iLembe lalingakhulumi lolulimu esuluzwa namhlanje. Angazi noma ngingalufanisa nolimu olukhulunywa eNgwavuma yini? Kodwa bayathefuya nabo
@mthandenintshiliba9796
@mthandenintshiliba9796 9 күн бұрын
Senzangakhona was not a King & King Shaka never defeated all Chiefs.
@RobertSithole-z4y
@RobertSithole-z4y 9 күн бұрын
Ujola no misuzulu lo ukhuluma amanga uvekela umisuzulu
@SigayiGayi
@SigayiGayi 9 күн бұрын
Khuzeka
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo 9 күн бұрын
Hayibo wena umama omdala kangaka unless kunguwe olala nezalukwazi ufuna zikondle nxm
@vusmuzisibanyoni8205
@vusmuzisibanyoni8205 2 күн бұрын
Ngilungise elinye lamaphutha. Isigodlo senkosi uDingane kwakungu Mgungundlovu. KwaNodwengu bekungsenkosi uMpande.
@rachelheaton1828
@rachelheaton1828 9 күн бұрын
Lungisani lenkinga senisho lokhu nalokhu
@ThabiMalala
@ThabiMalala 9 күн бұрын
What problem
@michaelzama2762
@michaelzama2762 15 сағат бұрын
Akanqobanga zonke,ukhuluma iphutha
@Soloz1419
@Soloz1419 6 күн бұрын
Unamanga losisi babulswa ngezwe lesi. Isi esilanamandla okuthatha ukuphila komuntu. Akekho umzali owayengabulsla ingane yakhe angsbekwa icala yinkosi. Kubu futhi kuyenyanyisa ukuhlanekezela umlando ngale ndlela. Kuyacika. Zonke izincwadi ezibhaliwe ziveza ukuthi silo uNhlamvanabhulumlilo esakhipha izwi lokufa kwalawo mantombazana.
@mlungisikhumalo3054
@mlungisikhumalo3054 9 күн бұрын
Ibalekelwani lento yokuthi ushaka waye ngu mswati....yiyo lento esusa uthuthuvi....thina siyazi...
@CROCO94
@CROCO94 9 күн бұрын
Kwamnandi ukuzwa lokho ngathi ngingalulandela lolu daba
@mlungisikhumalo3054
@mlungisikhumalo3054 9 күн бұрын
@@CROCO94 kuyafihlwa nje...
@msizimgobhozi7686
@msizimgobhozi7686 9 күн бұрын
Ngabe lomlando uwuqiniso yini noma kusengwa ezimithiyo
@CROCO94
@CROCO94 9 күн бұрын
@ Angifuni ukuvuma noma ukuphikisa kepha asibuke isimanje. Ngolimu labamhlophe eKZN kukhulunywa ngokuhluka isiZulu uma useKZN South, KZN North and KZN West. Uma lokhu sikubona manje, angikuboni kungabi yiqiniso ngezinkathi zakudala kakhulukazi imincele yama country ingekho.
@Docmnguni2945
@Docmnguni2945 9 күн бұрын
Ngamanga aluhlaza ke lawo, uShaka uzalwa nuSenzangakhona kaJama ababengabenguni, isizwe samaswati saxebuka kumnguni yingakho namanje amaswati ezibiza ngabenguni.
@luckynhlanhla30
@luckynhlanhla30 9 күн бұрын
Niyasidakelwa Nina nilokhu nikhuluma imbudane yamanga la
@vusimthethwa3016
@vusimthethwa3016 9 күн бұрын
Awu kan
@JackyDlela-br6rs
@JackyDlela-br6rs Күн бұрын
Awusho ke ukuthi baphi abantwana baka shaka???
@benkhumalo7146
@benkhumalo7146 9 күн бұрын
Wayekhulumani ? Siyakwa bo ehlathini isizulu pho awucacisi ngani ukuth wasifindiswa uban? Why ungasho ukuthi easifundaphi isiZulu lento yakho ayizwakali
@sibongileviolet887
@sibongileviolet887 9 күн бұрын
Udakwe isneyf lomama struu
@benkhumalo7146
@benkhumalo7146 9 күн бұрын
@@sibongileviolet887 ngivumelana nawe. Nezkweleti ziyaliphambanisa ikhanda
@senzovincent1038
@senzovincent1038 5 күн бұрын
Vele yinganekwane
@bushamajola2201
@bushamajola2201 9 күн бұрын
Amanga, uXhosa wayetolikela uShaka kukhona nezithombhe
@nomagcisacawe3297
@nomagcisacawe3297 8 күн бұрын
Fake photos, if they exist. Akekho umuntu owayebizwa no Xhosa. The San gave us that name because we bullied them. XHO-SA means "the angry men" in the San language. By the time shaka usurped the throne from sgujana we were in the middle 9f the First frontier (Xhosa) war. Remember, the Zulu nation is much younger than the Xhosas. Even the Mingus were never zulus. They ran away to Xhosaland before shaka could subjugate them.Read your history with understanding. The boers arrived in 1652 and wrote that they met "the war-like Xhosas). Don't insult us as a nation. The Xh9sas never met shaka. Kindly send me the pictures of Xhosa and shaka. Stop with your sheeben history.
@bushamajola2201
@bushamajola2201 7 күн бұрын
@nomagcisacawe3297 @nomagcisacawe3297 First of all there was no such people as amaXhosa, Swatis, Pedi, Tebele,Bhacas, Mpondos or Amampondomise, Tshwanas before the Zulu Emporor Shaka Firstly you don't even know Khoisan language besides speaking backward isizulu taught by Shaka himself. Term Xhosa came from Shaka when Faku was escaping with his dog, term Faku derived from F.U by the British Missionaries calling their servant uXhosa, Xhosa was used by the British as an imposter kwaZulu for divisions. Xhosa, Swati, Tshwana, Bhacas, Tebele, Pedi never existed before Shaka or during the Ndwandwa battle Xhosa, Khoisans, Asians, Tshwanas, Mpondos, Amampondomise and coloreds were captured Dutch slaves in Cape Town the other reasons real Xhosas got European decedent's names aka, "Jonasi" etc, the Dutch branded Xhosas as Kaffirs go search Encyclopedia and old English dictionary also search for Zulu on the same books Kaffir the word on its own is Arabic slaves term, by genetic behavior there's no difference between black Americans and AmaXhosa. Meaning you existed by pointing fingers and gambling with age numbers When the Portuguese encountered Ama-Zulu kingdom its clearly by meeting Shaka already the Ndwandwa battle was over, the battle was in 1790s not 1818 The Portuguese spread the news first blacks against slave trade, such reached king George who was coming from America defeat & was fight France in Europe, king George was suffering from bankruptcy due to battles Hearing such by King George led to the Bank of Rothschild making a deal of the English Royal lineage to be replaced by Queen Elizabeth & use to be called, "basted" by the Rothschild (Roman Empire Rising) The Roman Rothschild seeked replacing slavery with colonialism which later became Berlin Conference by using the Zulu Kingdom to forefill their goals. But before the British met the Zulu Kingdom such news led to the inspiration of liberation of Haitian slavery against the French government, British followed The British arrived in Cape Town in the or before the 1816 to free slaves & renaming Cape Town, "FreeState Country", accompanied with few free Mauritania slaves dressed in Spanish clothes. They tried to wave news on farmers to free slaves others agree, others disagree with their Bible term, "God created a black man to be their slaves" When the Dutch government of Cape Town heard what the British Missionaries trying to do they were arrested and hanged others arrested in Robin Island. The second attempt was the British meeting the Zulu Emporor Shaka, which led to a deal of Ama-Zulu being sent to Cape Town twice At first Zulu army attempt, the Dutch government was destroyed & they fled to currently FreeState Province which was around 1816. Later the British expanded their presence going to currently Eastern Cape with some slaves. British Missionary Francis Farewell arrived with Faku kwaZulu and Faku was used as an interpretator replacing an old white interpretator to the Zulu Emporor Shaka After the Ndwandwa battle Shaka from being used as a shield to liberate kingdoms from Ndwandwas to being the Emporor, king Ndzundza was rewarded to lead all Basothoe & his Ndebele, no longer staying in Maputo. A Ngwane warrior was placed to lead all lost Ndwandwa territory from Pongolo to Maputo passing now eSwatini. Khizes and Dlaminis with others like Sithole etc were taking over Chiefdoms which refused unity of Ngoni and Sothoes Dlamini\eSwatini old kingdom is not eSwatini but eMangwaneni led by currently Chief Hlongwane, eSwatini was Maseko territory before being invaded by Ndwandwas colonialism up to invading Maputo which was Ndebele king Gasa kingdom up to King Ndzundza whom fled with Mzilikazi for refuge KwaZulu when it was still a Chiefdom along with many who fled. The conflict between Hlubis and Sothoes was double crossing each other stealing cows, it led to the Sothoes escaping in the mountains, The Emporor Shaka sent the British after few demonstration of weapons to capture Basothoes on Ukhahlambha mountain, on the British arrival Basothoes built huge cannons with grass, unable to see underneath the British fled back to KwaZulu. The Emporor Shaka then sent a few army whom got crushed by rocks, Basothoes were the only ones who got 1rst victory against Shakas present, the 3rd attempt was capturing one Sothoe alive which led to the end of Lesotho kingdom independence Shaka after the surrender of Lesotho sent Mzilikazi & Xhosa around 1827 to fetch cows from Moshoeshe, as an imposter Faku lured Mzilikazi to independent, they stole those cows and shared between themselves, Xhosa went South of Lesotho and Mzilikazi went North, established Tebele kingdom with Sothoes and few slaves Xhosa returned kwaZulu to message Shaka that Mzilikazi is on his way, cows are too many, probably by my assumption on that day after Faku telling his masters about the cows, his master tried to double cross him This led to Xhosa in anger stealing Shakas dog and escaping to Eastern Cape. When the Zulu Emporor Shaka was tracing Faku was the beginning of Durban town names such as Spingo, Mlazi, Amanzimtoti up to encountered oMajola no Nxumalo and others who went hiding on Shakas arrival Shaka never did anything to them instead called them out to fetch their belongings and asked why they were hiding, that's when the term Bhacas came about The chasing Faku led to his new name Xhosa the name which was his stolen dog Xovizwe, nothing to do with Khoisans, and Khoisans got, "q" instead of Xhosas having, "gq" at clicking sounds Later Shaka sent an army accompanied bythe British to Cape Town to capture the escaped Boeres in the 1828s and were locked in concentration camps, while back home Shaka went currently North West chasing Mzilikazi with Ndebele kings and Amangwane were known as Zulus Already the Kingdom of Mzilikazi was Tebele from North West Province to Pretoria and Gaborone, the Tebele were later named by Ndebele king as Bantuwana\Bantukazana which by pronouncements led to Tshwana Tshwana were used to conquere Lozi Kingdom of Zambia. On the return of Shaka led to his assassination, the news spread to the release of the captured Dutch in the FreeState, driven by Ama-Zulu to KwaZulu to beg for land at the new Emporor Dingane only to be neglected Dingane neglected them because in their absence after killing Shaka ha was also attacking within the empire trying to replace Shakas subjects, this led to many closest to Shaka fleeing to Eastern Cape such as Thembu, Ngcobo, Mthimkhulu, Bhacas, Celes up to changing their names to Groetboam(Mthimkhulu) etc This oxodus led to the population of Eastern Cape, Amampondo are children of Jola and kaMajola(kaMajola from Bhacas), Jola of Xhosa, meaning they are half Ngoni, their population grew during Dingane not Shaka Dingane rejected Ama-Zulu in fear of revenge for Shaka and their families which is called by whites imfecane, a lie that it caused huge oxodus & death when Shaka only destroyed Ndwandwa and killed evil Queen Ntombazi Zwangendaba left because of eSwatini Ngwane not Shaka, they were under his house & accused of witchcraft by Ngwane which led him to migration ESwatini kingdom name existed between Dingane and Cetshwayo years not Shaka Pedi existed during Cetshwayo and were subject to Ndebele kingdom while Ndebele were subject to KwaZulu Ama-Zulu were used to conquere Americans by king George once lost battle, until the American Civil War against the British government, also used during Mpande to incorporate from South Africa to beyond Kenya what is labeled as British colonialism in pen and paper, in Kenya British opened mines and those Zulus whom never returned became izinduna until Kenyan Civil War
@ntombirikhotso
@ntombirikhotso 4 күн бұрын
What language did Shaka Zulu speak ? Hhe!!
Ubukhosi bufile, Isithunzi nokuhlonipheka bokhosi kuphelile
24:01
USHAKA HAD 3 SONS?#shaka #amazulu #zulu  #southafrica
5:33
THE AGENDA
Рет қаралды 3,8 М.
“Don’t stop the chances.”
00:44
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 62 МЛН
人是不能做到吗?#火影忍者 #家人  #佐助
00:20
火影忍者一家
Рет қаралды 20 МЛН
Мен атып көрмегенмін ! | Qalam | 5 серия
25:41
We Attempted The Impossible 😱
00:54
Topper Guild
Рет қаралды 56 МЛН
Umsebenzi wokukhushulwa kweSilo uMdlokombane
8:19
Prince Nqokonqoko
Рет қаралды 17 М.
Dabulamanzi kaMpande | Menzi Jele - Yasho Inqonqodwane
53:04
Izwi loMzansi
Рет қаралды 15 М.
Kwashuba nge Max’s lifestyle eMlazi,Ziyakhala manje.
26:55
KingBhakaTV
Рет қаралды 18 М.
Shembe was not a Zulu prophet
16:11
My Nati
Рет қаралды 42 М.
“Don’t stop the chances.”
00:44
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 62 МЛН