Uthi uyakusiza ekutheni wazi umuntu ophethe impilo yakho

  Рет қаралды 9,235

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

11 ай бұрын

Kubalulekile ukwazi uMuntu okuphethe nophethe inhlanhla yakho

Пікірлер: 36
@ThapeloMemela-if3hk
@ThapeloMemela-if3hk 7 ай бұрын
Mkhulu Magabhela uyahlola ngibuya kuyena engathi ningaya nani babukeli uhlola ekujuleni kwenkinga..sibonga wena mpunga ngokusilethela yena umkhulu magabhela
@luckytau6331
@luckytau6331 11 ай бұрын
Omunye wathi akukuhle ukwazi igama lethongo/ ledlozi elikwembethe ngoba some of us become too carried away aze aphahlukele ebantwini/emindenini o wrong bese bayahamba bayophahla lelo thongo bamvale. Makwande ngolwazi bomkhulu!🙏
@magnificentduma9778
@magnificentduma9778 11 ай бұрын
Babukeli bempunga, uVusi Mngomezulu ungamuReport(ha) ngokuthi uPress le-Option next to his comment and report the comment as hate speech, so that the KZbin can remove it. The more people report him the faster the comments are going to be removed. Ningixolele ngokubhala ngeSingisi, ngiyazi nokithi Impunga ayisifuni kabi😅
@buyisiwetshabalala7261
@buyisiwetshabalala7261 10 ай бұрын
Amen. Ive reported it as spam because he comments on every video😢
@ngqondozulu8679
@ngqondozulu8679 11 ай бұрын
Engathi angakufihla uNkulunkulu mkhulu Magabhela ngoba manje uzophuca laba bezigubhu umsebenzi, phela uma ngase abantu babe nemisamu ehlanzekile kuphelile ukuqola abantu
@buyisiwetshabalala7261
@buyisiwetshabalala7261 11 ай бұрын
Mpunga please block lo vusi mngomezulu. Awu sizwile bo😢
@NokuthulaKhumalo-tm9xc
@NokuthulaKhumalo-tm9xc 11 ай бұрын
Awu makhehla ngimncane kodwa niyishaya eskhonkosini akwande asiphole ISizwe 🙌🙌🙌🙌 asiphole iSizwe
@makhosonkemvelase5596
@makhosonkemvelase5596 11 ай бұрын
Hhayi makhehla le enikhuluma la hheyi isishayile kakhulu singa bantu ezweni.....Asibonge ukunceda njalo nje hheyi futhi Nduna ka Ndaba ayi mfowami ngiyoku khohlwa ngifile 🤝
@yvonnekgaka6812
@yvonnekgaka6812 11 ай бұрын
Uyabona Mpunga yesintu ngiyakuvuma mina...noMkhulu lapho
@phillipmsomi6888
@phillipmsomi6888 11 ай бұрын
Uma abadala basho ukuthi izaba ngi mfundisi... Uzobba nezandla... Beba qinisile ngempela..... Ungu mfundisi Inga shumayeli ebandleni kodwa emhlabeni wonke...... Sikhuleke kwa Mbanjwa.... Akwandeeee
@qhaweoyi9832
@qhaweoyi9832 9 ай бұрын
Siyabonga Mpunga yesintu , ukusilethela abantu abafana nomkhulu Magabhela.Ngiyafisa nami ukumbona umuntu ophethe impilo yami.Kwande Makhehla siyabonga
@MrMzumbe
@MrMzumbe 11 ай бұрын
Ngyakhuleka Mpungayesintu🙏🏾🙇🏾‍♂️.. nginenkinga yokungahloleleki uma ngiyohlola, kwathiwa isizathu yingoba ngavalwa.. ngifisa ukwazi ukuthi umuntu uyakwazi ukuthi ukuvale ungakwaz ukuxhumana nhlobo nesdalwa sakho futhi ungasizakala kanjan ngaphandle kokuya kumuntu ngoba nemali ayikho🤦🏾‍♂️😔
@user-ci9fe6lr3t
@user-ci9fe6lr3t 8 ай бұрын
😅 Uhambe uyothenga isgubhu ngayo
@user-mj6qe3cz1g
@user-mj6qe3cz1g 9 ай бұрын
Nami ngiyafisa ukwazi
@benben9590
@benben9590 10 ай бұрын
Ngiyabonga kakhulu Mkhulu ngencazelo ebaluleke kangaka.
@bhekimashaya8885
@bhekimashaya8885 11 ай бұрын
Mpunga Yesintu nami ngake ngambuza umelaphi wendabuko kuthi ubani ongenzela onma ongiphphayo izinto imbendulo namanje angikaze ngiyithole kodwa u cream wesihloko lo
@hendriettanhlapo1498
@hendriettanhlapo1498 10 ай бұрын
Thokoza Mkhulu Mina owami umbuzo ukuthi ngenzenjani ukwazi isithunywa noma ithongo elingiphethe Nokuhlala noise Soweto eGoli
@user-rw6ow1kw8x
@user-rw6ow1kw8x 11 ай бұрын
Thokoza bomkhulu ngiyabonga bengi cela ukubuza ngike ngaphupha inyoka enkulu kabi but ingaphandle kwesiziba washo igama layo ngiyadideka nje ukuthi lenyoka ngabadala noma yimimoya engalungile nje cela usizo bomkhulu
@siphamandlabrian6476
@siphamandlabrian6476 10 ай бұрын
Mpunga yesintu uyaphambili awuhlehli.
@sibusisonkwanyana3265
@sibusisonkwanyana3265 11 ай бұрын
Wayithinta injula!!!!
@user-yl1jt3gx7e
@user-yl1jt3gx7e 11 ай бұрын
Kwabalulekile kakhulu ukwazi ukuthi uphethwe ubani
@SolomziSiko-bo4gs
@SolomziSiko-bo4gs 11 ай бұрын
Enkosi mpunga Yesintu
@ntombikayisendwandwe2877
@ntombikayisendwandwe2877 11 ай бұрын
Nbgicela ukwazi ukuthi uma ulanda umuntu ngehlahla uqala kuphi 😢👏
@cobe_q34
@cobe_q34 11 ай бұрын
uqala lakwa hlukana khona umphefumulo nenyama beseke uya lakulele khona umzimba usuhambe nawe umoya.
@siphokumalo6378
@siphokumalo6378 11 ай бұрын
Thokozani emakhosini. Ngidinga ukwazi ukuthi, uma ubenalo ibusiness nomsebenzi kodwa kwahamba isikhathi walahlekelwa yikho konke ngenxa yokungazi ukuthi konke onakho kuvela ethongweni. Uma uya kohlola utshelwa ukuthi unabantabadala kuze kufinyelele ebunyangeni kodwa konke owenzelwa kona akulungilutho empilweni. Wenzenjani ukuze kulungiseke lokho okonakele na
@zanelemsomi3709
@zanelemsomi3709 11 ай бұрын
Topic inhle kodwa nezigila mkhuba zizofuna ukuganga ngabanye abantu
@vuyosithole5487
@vuyosithole5487 11 ай бұрын
Impuungaa
@menzieznkomo8019
@menzieznkomo8019 11 ай бұрын
Thokoza emakhasini ngicela ukubuza ukuthi mangifisa ukuqala ibusness ningangisiza yini ngokuliqinisa ngokuthi libebusy futhi ngiqonde ukuthi yini ekumele ngiyenze kuze konke kuqonde
@user-fz7gz5pl1z
@user-fz7gz5pl1z 10 ай бұрын
Asibonge makhehla bayicacisa lento
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 ай бұрын
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,Mark 7:7-9,13.
@sabeloshabane6433
@sabeloshabane6433 11 ай бұрын
Uthi morning vusi hamba uyosebenza endiyeni lakho
@sabelosibisi313
@sabelosibisi313 11 ай бұрын
Wena uwu Khinka impela
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 ай бұрын
@@sabelosibisi313 Zithini izimpendulo zalemibuzo Sabelo?
@buyisiwetshabalala7261
@buyisiwetshabalala7261 11 ай бұрын
​@@sabeloshabane6433lmao
@sabelosibisi313
@sabelosibisi313 11 ай бұрын
Ngingezwa ngawe ngoba wayetshela wena, ungangitshe ngo mbhedo we bible ngoba alisiyona Incwadi ka Nkulunkulu noma egcwele.
Sihlaziya amaphupho
35:14
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 18 М.
Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu
48:13
Gagasi FM
Рет қаралды 29 М.
World’s Largest Jello Pool
01:00
Mark Rober
Рет қаралды 112 МЛН
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 23 МЛН
Izizwe nobungozi bazo
17:10
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 15 М.
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane Update
28:24
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 207 М.
Inyanga enkulu uFogiyani iyazethemba ngokwelapha kwayo
17:56
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 6 М.
Babu Dokotela Tv Show   |   Isipoki
24:55
Babu DokotelaTV
Рет қаралды 13 М.
King Bhaka uveza imfihlo ngo pastor Mboro nenyanga yakhe
27:40
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14
Gagasi FM
Рет қаралды 73 М.
Ucansi oluphambanisa izinto
20:10
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 10 М.
Amaphupho  |  Indaba YeSintu with Alex Mthiyane
51:19
Gagasi FM
Рет қаралды 176 М.
World’s Largest Jello Pool
01:00
Mark Rober
Рет қаралды 112 МЛН