waqaphele lamaphupho asho ukuthwetshulwa abakuzama ngawe

  Рет қаралды 22,497

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Жыл бұрын

waqaphele lamaphupho asho ukuthwetshulwa kuwe

Пікірлер: 135
@zukiswaboniswa1247
@zukiswaboniswa1247 Жыл бұрын
Yes dream taking my hair i lost my dreads i do pray e lot
@katlehonglibrary3606
@katlehonglibrary3606 Жыл бұрын
Baningi baphila ngomzimba kodwa abasaphili, Siyabonga mam Mbotho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kunjalo mfwethu bayawuthengisa lo mphefumulo kaJehova ngoba abazi ukuthi usho ukuthini kahle kahle futhi kulimala bani
@nanousakhanyile4100
@nanousakhanyile4100 Жыл бұрын
Syabonga cckakhulu mina ngye ngiphuphe ngizibuka esibukweni ngokwethemba uNkulunkulu ngokuthandaza ngisakhona
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
uqhubeke njalo mfwethu uyoze ubanqobe bonke
@brytennyathi5011
@brytennyathi5011 Жыл бұрын
Amen my sister Hlengie yazi lezindaba ozikhulumayo kuyisphiwo frm kwabakwenu,ukuthobeka kwakho lami ngiyakuhlonipha maMbotho,
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga Bryten
@dawnmadonsela5877
@dawnmadonsela5877 Жыл бұрын
Sbonge maMbotho ngokusiphakela umthombo wolwazi..Makwande kukhanye edlozini❤❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@noxolonoxie6670
@noxolonoxie6670 Жыл бұрын
Sawbona gogo ngiphupha ngikhuleka ,ngisaguqile njalo kube nogogo ongishaya emahlombe kabuhlungu .uthi angiyolanda induku yethusi .ngiphaphama ngishawa huvalo emva kwalapho.ngiyabonga
@agnesthabile6546
@agnesthabile6546 Жыл бұрын
Nkosi yomusa ibusise nkosazana uyisibani empilweni yam😘
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@sandilemgwaba9572
@sandilemgwaba9572 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu maMbotho. Inkosi isigcinele-nje wena! Siyoze sibonane🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@hlengiwemhlophe2212
@hlengiwemhlophe2212 Жыл бұрын
Sibinge myanethonga ave uyisibusiso 👏👏👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@khosimkhatshwa4254
@khosimkhatshwa4254 3 ай бұрын
Kushoni kuphupha ugogo Sami engifulathele. Lounge futon ugogo Ocala mama Ashland.
@chumanithandothandolwethu5951
@chumanithandothandolwethu5951 2 ай бұрын
Ndiphupha ndileqwa lihashe lindileqe ndilwe nalo ndide ndizibone ndinamadla ndibhabhela phezulu kodwa andinamaphiko,
@thandiwephiri3387
@thandiwephiri3387 Жыл бұрын
Gogo nginenkinga ngiphupha ngiphuma ebusuku ngiyakwakhelwane ngiigeza izitsha angazi kusho ukuthini
@Siphamandla.hadebe84
@Siphamandla.hadebe84 Жыл бұрын
Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha usendaweni lapho usebenzakhona endaweni yomlungu ube unabantu abadala kodwa uphuphe kungathi ubuzama ukubasa umlilo sakubabela uwuchishe uphinde uvuke usabathe uyawuchisha uphinde uvuke ushe ngaphansi komhlaba kodwa ugcine uwunqobile
@thobimayisela9987
@thobimayisela9987 Жыл бұрын
Siyabonga cc Hlengiwe be ngisacela inamba yakho cc awuve usenhlizweni yami amaphupho uwachaza kukhanye bha❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
0614007521
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 Жыл бұрын
Siyabonga cc yooh kunzima
@SANDILESHINGA
@SANDILESHINGA Ай бұрын
Ngcela ukubuza ukuthi Uma uphupha undiza emoyeni ukyongena ehlathini uthi usuphakathi ubone umuntu ongamazi phakathi nezihlahl akubize esholo phansi ethi wozala Wena, uthi ususeduze kwakhe kuvele kuqhamuke izwi lithi buyelemumva nangempela uqaqeke ekuchokhekeni uphindemunca
@nontandosikhosana4016
@nontandosikhosana4016 Жыл бұрын
Thokoza gogo Hlengiwe Kuyalungiseka ukugundwa izinwele ngoba since that dream my wisdom is so slow 👏👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
babekwehlisa amandla onawo nophiwe wona ngokwesiphiwo sakho
@nkunziesbayeni501
@nkunziesbayeni501 Жыл бұрын
Sawbona Mambotho bengisacela unghlaziyela leliphupho ngiphuphe nginomzala wami obesanda kungivakashela nje sisestolo sithenga sidayiselwa omunye ugogo logogo wanika umzala wam into ewumuthi enjenge snemf umzala wam waynika mina ngaykhotha emqondweni wami ephuphweni lento bekumuthi weyntombi weyntombi ngithe ngqeda kuykhotha umzala wam wathi mawuzwa izwi(voice) lakho limemeza enqondwen unganaki bese kwaqala kwabamnyama nje emehlweni ami ngingabon lutho kulapho engbone khona ukuthi lento engiykhothile into yokungthwebula. Kwabakhona nokuxakazisana amehlo ami efiliza ngezwa umalume wami engena kumina ethi ngeke bangthwebule mina ngathi bathwebula yena lomalume washona ngo 1993 ngeyntsolo zokuthi uthwetshuliwe angmazi ngimazela eythombheni ngyabonga.
@GRANDMASTER1THE_VOICE
@GRANDMASTER1THE_VOICE Жыл бұрын
Hi may I have your number
@OnlyRandi
@OnlyRandi Жыл бұрын
Eish Sisi ngathi ukhuluma nami 😢😢😢
@sphindilemlotshwa7628
@sphindilemlotshwa7628 Жыл бұрын
Thokoza gogo...syabonga kakhulu gogo ngeziyalo nokusbonisa kwakho syakthokozela izandla zedlula ikhanda...mina ngsanda kuphupha ngihleli no mngane wami ngamuzwa esethi aybo ou intwala yin le ekuwena asho aybambe lento esebusweni bam aypitshize aybo intwala ngempela sekthuka mina ayke emva kwalokho kwaba ubuqathaqatha ziwela kmina...namanje ngsakhungathekile gogo ukth kabe ngempela lalichazani leli phupho ngingajabula uma ugogo engakwaz ukungihlaziyela...ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kungaphezu kwesichitho lento abayenza kuwe kodwa ngicela ungithinte 0614007521
@gugumbatha1496
@gugumbatha1496 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu cc Hle incazelo izwakala kahle kakhulu..God bless
@nelisiwegwabuzela4877
@nelisiwegwabuzela4877 Жыл бұрын
Syabonga kakhulu MaMbotho🙇🏾🙏🏾
@gladysndimande3815
@gladysndimande3815 Жыл бұрын
Sawubona cc Hlengiwe nami ngamasonto adlule ngikengaphupha ngizobona esibukwen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
bayakuzama impela
@sibusisobohlela9868
@sibusisobohlela9868 Жыл бұрын
Ai maMboTho syabonga kakhulu kakhulu ibusise inkosi🙌🙌🙌
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
amen
@nonhlanhlambambo3292
@nonhlanhlambambo3292 9 ай бұрын
Sisi lalela, you are a master teacher👏👏👏
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw Жыл бұрын
Thokoza gogo fanele wenzenjani uma unenkinga yabafuna ukukuthwebula noma bafuna ukukwenza umkhovu,mawumuntu oshawayistroke njalo mhlampe sesakushaya ka3
@thandytk5547
@thandytk5547 Жыл бұрын
Sawubona Gogo ngisacela ungisize ngiphuphe ngijahwa ibhubesi nginomngan wami nangiluma unyawo but ngakwazi ukubaleka sagijima nisijaha emuva sesihambe ibanga elide ngaqalaza ngabona umuntu wesifazane ngabe lishoni
@khosimkhatshwa4254
@khosimkhatshwa4254 3 ай бұрын
Sabina cc kusho kuthini kuphupha ugogo wami losewafa agcoke ijoyina engifulathele. Lolomunye ugogo ozala u mama ngibona usenhlane kwanaye udidekile ukuthi ufike kanjani lapho
@londekaphakathi8908
@londekaphakathi8908 Жыл бұрын
Ngyabingelela Gogo. Siyabonga kakhulu. Bengicela ukubuza Gogo ukuth kuchaza uk’thini if uthi usahleli wedwa Ukamelweni lakho uvele uzwe inkomo ibhonga maybe for a whole minute ulokhu nje uyizwile. Lapho ayikho inkomo around. Ebusuku nje ngabo 9/10pm? Ngyabonga Gogo 🙏
@thembanimaseko7711
@thembanimaseko7711 Жыл бұрын
Sawubona sisi ngicela ukubuza ngaphupha umuntu ogqoke ijazi eliblack linesgqoko esimboza nekhanda engena eza kimi ngilele engihlebela ngangaluzwa ulimi akhuluma lona kepha ngaphaphama ngavuka same time ngakhuleka kwakungabo past 12 ebusuku 🙏
@nokuthulankwanyana4260
@nokuthulankwanyana4260 Ай бұрын
Kuchaza ukuthini ukuphupha ubabawakho sengathi uyagcwantsha kodwa sekashona
@nomusamotaung5457
@nomusamotaung5457 Жыл бұрын
Nkosazane 👏
@asandantlangule3635
@asandantlangule3635 Жыл бұрын
Sawubona sisi bengicela ukubuza ukuthi mawuphupha ikati lidla amagundwane kwakho kuchazani
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 Жыл бұрын
Siyabonga Gogo
@shakiraanderson4096
@shakiraanderson4096 Жыл бұрын
Eey Thokoza Gogo 🙏 siyabonga kakhulu ukusivula amehlo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@gloriamandla8526
@gloriamandla8526 4 ай бұрын
Mina ngingumxhosa ingabe isibangwa kuyini
@user-em6hd3gv7j
@user-em6hd3gv7j 10 ай бұрын
Molweni gogo,kushutini upupa umancane uwashona ekuqabula or ekupuza mar unomhlaba oselwimini
@rosekhanye3985
@rosekhanye3985 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu cc ukusivula amehlo bayaganga ngathi!!!
@mabelngobese3907
@mabelngobese3907 Жыл бұрын
Siyabonga cc
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabona ,kugangwa ngabantu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
@@mabelngobese3907 ngyabonga
@user-zc2qv1mq7u
@user-zc2qv1mq7u 2 ай бұрын
Amen
@phumlamngomezulu
@phumlamngomezulu Жыл бұрын
Sawubona Mambotho ngisacela ukubuza ukuthi, ukugena kwelulwane endlini emini ka bhaa nihlezi, silenzanjani?
@khanyisilendzinisa2009
@khanyisilendzinisa2009 Жыл бұрын
uNkulunkulu asibusisele wena, siyabonga cc
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
Amen
@pamellasibutha691
@pamellasibutha691 Жыл бұрын
Asibonge MaMbotho Makwande❤🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@nthabelengmatabane5814
@nthabelengmatabane5814 Жыл бұрын
Syabonga maMbotho ngokusiqwashisa iNkosi ikubusise
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
amen
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Syabonga kakhulu MaMbotho 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@tipsonet
@tipsonet Жыл бұрын
Ngempela wayihlaba lapho dadewethu. Kuhle ukumukela isimo sakho ngoba imali eyakulomhlaba kuphela. Futhi inosizi lendaba.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kubi nje mfwethu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kunjalo mfwethu
@nonyamekongalo9543
@nonyamekongalo9543 Жыл бұрын
Enkos kakhulu gogo ngale mfundiso👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@siyandaxaba-km5yo
@siyandaxaba-km5yo Жыл бұрын
Molwen sisi ndim again ndicela ukbuza ndiphinde ndaphupha ndise msebenzin ngihamba nomngani wam mangithi uzoshona emgodini omkhulu ngimbambe sekengena angsize naye agcine engangenanga abonge kum kakhulu ngivele ngikhale but angimemez cause ngethukile
@thuli507
@thuli507 Жыл бұрын
Siyabonga gogo 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@g.mabongimasuku5180
@g.mabongimasuku5180 Жыл бұрын
Sawubona MaMbotho, Bengicela ukubuza lamaphupho. 1 Ngiphuphe ngipheka indlubu ngebhodwe elikhulu elemlenze emithathu umlilo ungathi uyacima kuphela inkuni. 2 Ngiphuphe ngibona umuthi obizwa ngomafavuke lo omncane othi umma uwithinta amacembe ufinyele or iyigoqe
@lulamasithole7828
@lulamasithole7828 Жыл бұрын
Mina ngaphupha bengeluka izinwele,ngazibuka esbukwe, next day ngabona lomuntu engena ekamereni enqunu
@siyandaxaba-km5yo
@siyandaxaba-km5yo Жыл бұрын
Molwen sis mna ndicela ukuchazelwa bengivakashe kulo mama wam ndaphupha ndime ecakwendlu no malumekaz wam ophilayo sincokola sizjabulele bese kwaqhamuka umntu ongubhuti endingamaz wedlula engabingelele eyophuma kwelinye gate cause mabili ama gate mnganjarha ngabuza yini ezovele uhambe kanjer la ekhaya ngamthuka waya kwamakhelwane lomntu wabuya eqhuba iinkomo 3 egibele ihashe ngamlwisa ngathi akadluli nalezinkomo laa cause uyadelela wangafuni ngamjikisa ngenkani .Emva kwalokho kwafik makaz wam naye usaphila wathimasambe ngyomlandel Moto yakhe ngavuma ngagubela ehamba noomama aba 3 sthe masifika ngafika kunabantu aba dantsayo kudlal umculo wathi mangehle ngi dantse nam ngavele ngakhala cause angikwaz mina uku dantsa ndaphuma ndabashiya .Kuthe kusenjalo ngabona umana esemotwen nabo cc bam ngacela bangigibeze ngigoduke wathi cc wam zongigibeza kule sthuthu ahamba ngaso uma siwela umfula sihluleke isthuthu cause umfula ugcwele amanzi and ayagijima isthuthuthu sihambe namanzi sihambe ecalen komfula nathi silandela lomfula.Emva kwalokho sijike sekunabantu engibaziyo senyuke ngomfula and skumnyama manje ngi light foun emanzin ngaphakathi kulo mfula vele ngibone umntu ofile okungathi wahamba namazi ngesabe ngicishe foun sihambe . Ndyaxolisa ngokubala kakhulu liphupho elide angiqedanga lide kakhulu
@nomasontokhumalo9513
@nomasontokhumalo9513 Жыл бұрын
🙏🙏🙏
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Жыл бұрын
Sawbona..ngicela ukuzwa kuleli ngiliphuphe ekseni ngithi ngabo 6 sengike ngaphaphama ngaphinde ngazumeka Kanti sengizophupha engathi ngisemsebenzini sathathwa singabasebenzi abambalwa for iWorkshop,manje mangikuWorkshop sekujika engathi ngiseClasn ngoba ngyakhumbula ukuthi besibhala iMaths ngangoba intombazane ebengihleli nayo ize yathethiswa obesibhalisa..ngicela incazelo Uma beyingaba khona
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
0614007521 ngizokuchazela kahle
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 🙏🙏🙏
@twiinlakhemkhize-5789
@twiinlakhemkhize-5789 Жыл бұрын
Thokoza gogo kuchaza ukthini ukuphupha ushela intombi oyaziyo nifunda eskoleni esisodwa uyayifuna kodwa uyayisaba okwangempela. um sengiyiphupha ngishela khuluma nayo inginike ithuba uma ngibika kuyo isho lamazwi"Ngizokwenzan unokuthi....nokuthi ingixheka kodwa fthi ngyayithanda fthi ngiyafihla ukthi sakhe umuzi nayo"
@twiinlakhemkhize-5789
@twiinlakhemkhize-5789 Жыл бұрын
Ngyabonga
@zukiswaboniswa1247
@zukiswaboniswa1247 Жыл бұрын
Molweni gogo why i dream my brother dead i was crying in dream
@prettydivhani8266
@prettydivhani8266 Жыл бұрын
Saw'bona gogo, what does it mean when dreaming myself pregnant and ready to deliver.... Thanks
@angelmaduma2720
@angelmaduma2720 Жыл бұрын
Cc Hlengiwe ngicela ukubuza awukaqalina ukufonela abayemanzini ngoba ngbona ksathulekile mhlampe ungkhohliwe efonini angkutholi
@sthembisothusi5389
@sthembisothusi5389 Жыл бұрын
Mambhotho uyaphila cc ngyaxolisa ukuba uhlupho ukuthi uma ngitshelwa ngiye ngithande ukuthi ngilalele ngihluleke ngzamile khona la owangichazela kuthi fane ngabe izinto zam zilungile fane ngenzele zngan zaphuphuma nginokhathazeka ke ngizwa abantu bachaza nhlobo yezthwalambiza engathi esikhlaza isona sinhlanhla ngike ngenza okncan endlin kade ngenze ukhamba kwafika esibrown manje ngnoksaba ukuthi ngabe sibika okuhle or okubi ngi stressed
@siyandamchunu5319
@siyandamchunu5319 Жыл бұрын
Saw'bona Gogo. umngani wami uphuphe inyoka enamamdla ephakeme/esukumile ihamba ngomsila kphela, lenyoka yangena egcekeni lakubo mese wabona inyoka eyakwabo iphuma ngaphandle kwegceke, makunjalo wazama ukuyishaya ngamatshe kodwa bekayigeja, amatshe nje ade edlula eceleni kwayo. Lenyoka wafinca umntwana omncane yabuza lengane encane igama layo, yaqubekela phambili yahlala ngaphansi kwesihlahla, wavele yashintsha lenyoka yaba ilengane le ade ikhuluma nayo, wafika umngani wami elo eyishaya ngamatshe kodwa lutho uyageja ayishayeki qobo.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kubika isimo sabantu bakubo abayidlozi eligade umuzi ukuthi badinga ukwaziswa ngesimo sezingane ezikhona ekhaya labo ukuthi kulungiswe izimfanelo ngazo ukuze idlozi lizozibeka lizigade nazo
@siyandamchunu5319
@siyandamchunu5319 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ngyabonga kakhulu.
@nothandozwane114
@nothandozwane114 Жыл бұрын
Hi Hlengi, ngabe kusho ukuthini ukuphupha abesimame abawu3 bamandiya befake izimpahla ezimhlophe bezama ukukthumba. bafike ngemonto i SUV nami ngikweyami imonto ngivule amafastela ngabasola vela ukuth ngathi bezekimi bazongithathela imoto. wangikinyake oyedwa wabo but ngigcine ngingaphumanga emontweni bengikhuleka ngenhliziyo izwi lingaphumi nabo bekhuluma ulimu engingalizwa. hhayi bekungathi ngphupha izinto zikasathane nje, ngaphaphama ke ngithuke ngifa.
@twiinlakhemkhize-5789
@twiinlakhemkhize-5789 Жыл бұрын
Thokoza gogo no mkhul cela ukubuza laa ngabe kukhona yini ukuthwasa umuntu ongayena owalaa ohlala khona afike zokuthwasisa aqede akutshele into ekumele uyenze mese akushiye ngeke saphinde abuye
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngizocela sikhulume efonini khona ngizochazeleka kahle 0614007521
@twiinlakhemkhize-5789
@twiinlakhemkhize-5789 Жыл бұрын
Ngyabonga
@nomsathango
@nomsathango Жыл бұрын
Ngyabingelela, ngicela usizo. Kusho ukuthini ukuphupha ulwandle lungena endlini ngathi ngyaphuma ngiyobheka umama nezingane ngahlangana nabo bebalekela lona nabo ulwandle selungenile nakubo.... Ngakhumbula ukuthi ngishiye imali engamaphepha endlini, ngasabake ukuyoyilanda ngoba sekungene amanzi, kanti ngiphethe icard lase bank, ngathi ke kumama akusenani sizosebenzisa lemali esekhadini
@stellantombomhlabajafta1630
@stellantombomhlabajafta1630 Жыл бұрын
Enkosi ngesilumkiso nemfundiso osipha zona
@christinamakhaya6292
@christinamakhaya6292 Жыл бұрын
Sibonge gogo ukusiqhwashisa
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@khanyimngomezulu5462
@khanyimngomezulu5462 Жыл бұрын
Saw'bona Cc, ngicela ukubuza uma uphupha bekuluka ikhanda (Umqhino/Straight back) ingabe kona kusho ukuthini?
@nokwandanoks1054
@nokwandanoks1054 Жыл бұрын
Sawubona Gogo ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha kunomuntu okuthumbayo ekukhombe ngesimbamu ezifihle ubuso?
@nqubekompompi9911
@nqubekompompi9911 Жыл бұрын
sawbona gogo syabonga ngokusichazela ngamaphupho syafunda kakhulu. kule video owawuchaza ukunyakaza kwezitho zomzimbha wakhohlwa ukuchaza ukurhawzelelwa kwesandla please ungichazele okokugcina cela uchaze ukuphupha udutshulwa.ngyabonga
@khaphalanga6443
@khaphalanga6443 Жыл бұрын
Sawubona ma Mbotho ngisacela ifoni nemba yakho ,Nginethemba ozophinda ungisize ngakho
@BongiweBobotyani
@BongiweBobotyani 2 ай бұрын
Siyabonga ngemfundiso yahoo konke loku okhuluma ngako kuyenzeka kimi ebusuku angilali ngiyavaleka ngiyesaba ngibuka esbukwni,ngiyagunda kuningi nje ngicela usizo mambotho
@sikhosonkedikiso5446
@sikhosonkedikiso5446 Жыл бұрын
Molweni cela buza ukuthi xa uphupha umntu othandana naye emithi but unkosana oluna 1yr 6 month Nd ngathi ndiyayivezelwa nalomntu amithisileyo??? Please cacisele
@sandilebombo6066
@sandilebombo6066 Жыл бұрын
Sthokoze , sbonge MaMbotho umunt uyavelelwa ngabantu abaswel into abangayenza benze imikhuba nabo abayiqondayo ukuthi ekugcineni ngukulahlwa Uma umphefumulo uhlukana nenyama
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kunjalo nje mfwethu abazi ukuthi kukhona ukufa nokufa ngale kwelizayo
@thandokuhlesane2313
@thandokuhlesane2313 Жыл бұрын
1.sawubona sisi ngicela ukuwalandelisa amaphupho ami seke ngaphupha ngimi nekhehla engalazi sibuka amanzi ayeza kungathi anolaka athi uma esesondela kthina akhathale masibuka phansi kusele isihlabathi 2.kwalandela ke ngaphupha lona leli khehla lingipha isnemfu lithi angibheme ngavele ngaphaphama 3.ngaphupha ngike varsity ngavele ngaquleka athike uthisha angumele emnyango ngyobhema mengiphuma ngiphumele ehlathini 4.ngaphupha nginikwa ishoba elimnyama lo enganginaye athi angibhule ngibuze aphi amathambo mengibheka phansi ama lip stick 5.ngaphupha ngike sizibeni senyoka phakathi kunejazi elinemibala ehlukene kabili yellow & purple nginoku bonake izinto ezokwenzeka sekukabili ngibona ingozi nami ngiphakathi emotweni ngivele ngindwaze mase ngibona into ngisabe ukukhuluma
@lulamasithole7828
@lulamasithole7828 Жыл бұрын
Thokoza cc,yini izibankwa
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 Жыл бұрын
Thokoza gogo siyabonga kakhulu ngencazelo yakho ngisacela ukukhumbuza nge pin location njengoba sikhulumile nangosuku ngiyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngizokusendela yona inkinga ile foni ivele yabamnyama iscreen kodwa ksasa izobe seyi lungile
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Thokoza gogo ngiyabonga kakhulu
@siphiwekubeka8862
@siphiwekubeka8862 Жыл бұрын
Sis hlengi kule veki Eli phelile ngiphuphe ngigundwa izinwele ngabe ngizibheke esibukweni kodwa into engimangazile kukusuka inwele zam zivele zihlume ngamandla zavele zahluma kakhulu kunaoki beziyizo ngaze ngaiyaphaphama Ngiyaxolisa ku comment nge phone yomlingani wam
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
bebezama ukukwehlisa amandla khona bezokhona ukuzenzela ukuganga kuwe kodwa bahluleka yalwa nabo eyakho ingelosi futhi bezama ukutshontsha isithunzi sakho
@luckymasondo7605
@luckymasondo7605 Жыл бұрын
Usuganile wesisi Thembi, ngyaz buzela nje??
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
angazi noma ububhalela mina noma ngoba mina ngu Hlengiwe ,phecelezi (bhekwayinkosi,hlengwayinkosi,gadwephezulu,vikelwanguye😂)hhayi thembi
@luckymasondo7605
@luckymasondo7605 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 eii Hlengiwe😭😭😭😭
@luckymasondo7605
@luckymasondo7605 Жыл бұрын
Sisi Hlengiwe unjan, bengsacela ukubuza la ukuthi mawphupa inyoka in-ene ndlini idla isigcibilishi lesi esike sibesendlin esidla inambuzane, uthi uyayishaya lenyoka ugeje mase iyabaleka bengsacela ukubuza sisi wam ngabe kusho ukuthin loko, lingkhathazile leliphupho kakhulu
@ntombintsuntsha3305
@ntombintsuntsha3305 Жыл бұрын
Syabonga 🙏 kakhulu cc ngicela ukubuza if uphupha ujahwa yikati Kona kushoni?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kusho ukuganga uthunyelelwa izilwane ezikwazi ukubamba umthandazo wakho ubuchela ngamanzi athandazelwe igceke nasendlini
@ntombintsuntsha3305
@ntombintsuntsha3305 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngybonga Gogo 🙏
@Kasy_rsa
@Kasy_rsa 5 ай бұрын
What sbangwa in other words
@siyandamchunu5319
@siyandamchunu5319 Жыл бұрын
Thokoza, mangiphupha amabubhesi amabili angihlasela mesekuvela inyanga ephethe umkhonto iwajahe abaleke, inyanga ithi balekela ngale.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngizocela ungifonele ngoba lithe ukuba lidana incazelo yakhona sikhulume ngefoni 0614007521
@siyandamchunu5319
@siyandamchunu5319 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Okay, ngingafona nanoma inini isikhathi?
@pamellasibutha691
@pamellasibutha691 Жыл бұрын
Ngiyabulisa MaMbotho Ngicela ongichazele ngivuke la nephupho today Ngiphupha umngcwabo not a family member kodwa ngibona my sister wearing a wedding gown and other people in wedding clothes but there was also a black wedding gown angisakhumbuli ke ukuthi kwathini after that
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kubika isifo kodwa esiza ngesimo sokutshontshwa komphefumulo wothile umshado uyisifo ,ngokulula nje kunalo abafisa ukumthwebula black wedding gown it for dark world spiritual rituals only
@pamellasibutha691
@pamellasibutha691 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngiyabonga MaMbotho kakhulu. is there anything I can do ukuvimba lomshophi ungenzeki emndenini wam mhlawumbe 🙏❤ makwande
@bawinilebawinile4065
@bawinilebawinile4065 Жыл бұрын
Ngibonge ccwam kuyangenza uku ncanyukelwa umoya
@OnlyRandi
@OnlyRandi Жыл бұрын
Eish Sisi ngathi ukhuluma nami 😢😢😢
AMAPHUPHO ASHO UKUSONGELWA NOKUBOSHELWA IMPUMELELO
6:52
HX MBOTHO
Рет қаралды 21 М.
BAKUPHAZAMISA KWIMPUMELELO YAKHO MAWUPHUPHA LOKHU
12:05
HX MBOTHO
Рет қаралды 23 М.
UNO!
00:18
БРУНО
Рет қаралды 3,5 МЛН
小宇宙竟然尿裤子!#小丑#家庭#搞笑
00:26
家庭搞笑日记
Рет қаралды 18 МЛН
Они так быстро убрались!
01:00
Аришнев
Рет қаралды 2,4 МЛН
Inyanga Yo MPEDI Tv   |    Umbona kanjani Umuntu othwetshuliwe
10:48
INYANGA YO MPEDI TV
Рет қаралды 20 М.
ukuziphupha ungaPhansi kolwandle noma umfula
23:15
HX MBOTHO
Рет қаралды 13 М.
UKUPHAHLA NEZIKHATHI ZAKHONA (SPIRITUAL CALLING)
13:47
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 79 М.
Ukuthwebula Idlozi/Inhlanhla
7:34
Gogo Dabuluvalo
Рет қаралды 26 М.
Ubona Ngani Ukuthi UneSthunywa.[0780046059]
14:46
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 276 М.
UMUNTU OTHWETSHULIWE UYABUYISEKA
24:58
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 16 М.
GCWALISA AMANDLA ESITHUNYWA KANJE
11:17
HX MBOTHO
Рет қаралды 35 М.
Ukuthwebula idlozi lomuntu
15:54
Dr Khehlelezi
Рет қаралды 29 М.
Ukuphupha indlu iwa phansi yonke phansi
9:25
HX MBOTHO
Рет қаралды 6 М.
UNO!
00:18
БРУНО
Рет қаралды 3,5 МЛН