Umama ubengishaya ngoCELEMBA, Aze angifake unyawo lwakhe esithweni sami sangasese..

  Рет қаралды 41,046

KNAPP FILMS

KNAPP FILMS

Күн бұрын

Пікірлер: 916
@NokulungaG08
@NokulungaG08 20 сағат бұрын
Mafuthi sisi ngicel ukuba umngan ngib usisi wakho omdala I have nothing but I wish ukub usisi wakho nje sikhuleke ndawonye sizam ukpholisana siwezane kulobubuhlungu ndawonye❤❤❤
@thabileprecious5824
@thabileprecious5824 Күн бұрын
Lapho muhle lomtwana 😢😢😢may God heal what ever she went through
@khanyisilemaseko2516
@khanyisilemaseko2516 18 сағат бұрын
Kodwa nkhosi zaze zanomoya omuhle ezizingane nkhosi yami I so like indlela wakhuluma ngayo ucc omncane yakwazi kuyibeka indaba izwakale kahle, kukho konkhe bocc God is watching and uzoziveza usazoziveza impilweni yenu mase yena abona kuthi manje sekuyisikhathi wich is usecalile vele he still gonna do great things in your life ningasuki kuye bo dadewethu ❤❤❤❤
@NompiloMhlongo-bm2pg
@NompiloMhlongo-bm2pg Күн бұрын
Mina ngeke salubuka loluhlelo cuz ngizwela kakhulu ngihlezi ngikhala 😢😢eyi phola.sisi wami nkulunkulu unawe ❤❤sthandwa sami
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Ungasilahli we really appreciate your view😢
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 21 сағат бұрын
Ses ngibonga kuthi be gingedwa emsebenzini ngoba angazi izinyembezi ezingaka 💔😭😭😭😭😭
@bongigracemathebula3887
@bongigracemathebula3887 19 сағат бұрын
Nami ngilalele bgezinyembezi. Masilalele sizokhuleka
@zanelezondi1750
@zanelezondi1750 Күн бұрын
Ohhh Jehovah thatha indawo yakho. Ngyaxolisa sisi ubunzima odlule kubona. Kwazi ngcela umtholele ukwelashwa kwengqondo njengoba esakhala uma exoxa udaba lwakhe it shows ulimele kakhulu. Phephisa sthandwa sami uqine njalo nje❤
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Sizozama
@semakalengchamane5221
@semakalengchamane5221 7 сағат бұрын
Maybe unenkinga yenqondo
@tillykhokhotho2614
@tillykhokhotho2614 14 сағат бұрын
Khetha uJesu nje ngeNkosi noMsindisi your life will not be the same. UNKULUNKULU uyakuthanda cc kakhulu
@phumzilemakhathini2516
@phumzilemakhathini2516 Күн бұрын
Waz wabhlung moya wami😢😢 ekseni 27 nov 2024😢 syamcela ukumbona lomama bakith bhut kwazi syabnga msebnz wakho uqhubeke njal nje❤ lapho ave nibahle we bo Manyambose ❤ niqine nje akukh ujesu angeke akulungise
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Ey siyabonga
@sibongilekhumalo6142
@sibongilekhumalo6142 17 сағат бұрын
Soyamnvela nomama ukbona ukhona owedkifazane ongeza umntwana wskhe into enje
@thokozanintinga3560
@thokozanintinga3560 Күн бұрын
Lomama waze wanenhliziyo embi sengathi kungalunga konke enizifisela kona uNkulunkulu anibiyele🙏❤️
@RoseVilakazi-m6j
@RoseVilakazi-m6j Күн бұрын
Ncese cc uNkulunkulu uyakuthanda yingakho mje uphila futhi ustrong nana❤️❤️
@PuleErnest-e4r
@PuleErnest-e4r Күн бұрын
I lost my 3 children, died in a a car accident. I wish and pray to take this girl as my child..SHE NEED A FATHER....SHE NEEDS LOVE...SHE NEED CARE...You are a winner my beautiful child..You are very strong. You won. She tired to kill you but she failed. Please know that God has a plan, vision, mission and aim with your life. Please know that you have a FATHER. You are in my prayers .
@NseleKwazi
@NseleKwazi Күн бұрын
ey baba thank you very much and im sorry about your kids
@businzama6939
@businzama6939 Күн бұрын
Sorry for your loss bese kuba nomama uhlukumeza amadodakazi akhe kanje it’s so painful 💔💔💔💔💔
@PuleErnest-e4r
@PuleErnest-e4r Күн бұрын
@NseleKwazi Thanks a lot. It's life. Let's please try to chat, you will be amazed how God can deal with pain and heartbreak. I am sure you will take my story and heal someone. Once more, THANK YOU.
@Miranda-c2p
@Miranda-c2p Күн бұрын
😢😢😢😢
@PuleErnest-e4r
@PuleErnest-e4r Күн бұрын
@businzama6939 : Those are parents who don't know why they gave birth to their children. I wonder if they still remember what happend in the maternity room. Eish
@NonhlanhlaMadlala-yp4eu
@NonhlanhlaMadlala-yp4eu 12 сағат бұрын
Ayo ngeke Bhutia kwazi sicela nimveze lomama kesimbone onesihluku esingaka futhi sicela aboshwe
@nomamazibuko1573
@nomamazibuko1573 4 сағат бұрын
Mvezeni simbone
@sbongileChilwane
@sbongileChilwane 23 сағат бұрын
What a touching story😢😢😢😢 More blessings upon you girl
@Khanyisile-q8f
@Khanyisile-q8f Күн бұрын
Lomama siyamfuna siceela. Part 2
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Ngizozama ukumthola
@PrettygirlDuyaza
@PrettygirlDuyaza 20 сағат бұрын
True
@KaMdolomba
@KaMdolomba 18 сағат бұрын
True
@NompheloTukani
@NompheloTukani 18 сағат бұрын
@@Khanyisile-q8fsiyamfuna straight
@NkulehGcwensa
@NkulehGcwensa 15 сағат бұрын
Atholakale umama plz ngeke uyahlukumezana booo
@AndiswaTwin-c6e
@AndiswaTwin-c6e Күн бұрын
Ngendlela u Mafuthi owayehlakaniphe ngayo eskoleni , sasingo classmates ngangithi ngelinye ilanga uyoba nguDokotela😢. USizi lwakho Sisi wami sasilubona, sinethemba lokuthi ujehova ngelinye ilanga uzokwethula umthwalo . Mina namanje ngisathembela kuwe, Uma kwenzeka please buyela eskoleni usangaba yinto enkulu, wena ungaba ummeli, ungaba yinto enkulu. Princess Langazana iyamthatha umuntu ophindayo😢.
@gcabsheezgcabashe1535
@gcabsheezgcabashe1535 Күн бұрын
Uhlanya Lolo, akaye Pmb ekhaya lezinhlanya, finish.
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Hau Sisi wami yena uSemncane usengabuyela eskoleni uMafuthi impela
@AyandaKubheka-v2w
@AyandaKubheka-v2w 20 сағат бұрын
​@@gcabsheezgcabashe1535Why uth uhlanya?
@PhumzileNtanzi-c6u
@PhumzileNtanzi-c6u 20 сағат бұрын
Yooo Jehova aze azihlukumeze Zonke Pho izingane zakhe 😢😢kwaze kwanzima 💔 niphole nodadewenu nkulunkulu zonivikela kukho konke
@NokwandaQwane
@NokwandaQwane 17 сағат бұрын
Ngathi lomama uyagula ngomqondo uyahlanya akekho umntu ongenza lento enganeni
@Prudance-b6j
@Prudance-b6j 14 сағат бұрын
This Angel ha great calling from God, ungowecebo sthandwa sami, one day God will reveal how powerful your calling is. So many souls will be saved by you bieng called by God together with your sister that's why you guys are going through this, devil hates you, bt God is watching you my little sister, 🙌😭😭😭😭😭😭😭
@portiatshabane8056
@portiatshabane8056 16 сағат бұрын
Lomama uyadinga ukuthi ake eze azochazela abantu isihluku esingaka usthathaphi ngisho engabe wehlukumezekile akumniki igunya elingaka lokuhlukumeza ingane kanjena . Ngaze ngabuhlungu Nkosyam 😢haybo Jehovah
@zandilesangweni5426
@zandilesangweni5426 Күн бұрын
Yeka indlela mina eyami intombazanyana engiyithanda ngayo ngifa la efa khona,, aaay lomama ugula kwangempela
@thulisiledlamini-s9f
@thulisiledlamini-s9f Күн бұрын
😭😭😭😭😭oh Nkosi ngiphelelwa ukuthi ngizothini kodwa Nkosi sale usubuya🙏🙏sihlalele ukuzwa izinto ezinjena kulomhlaba😭😭😭😭
@NomathembaDorisNgcongo
@NomathembaDorisNgcongo 23 сағат бұрын
Lomama Nkulunkulu wayembusisile ngabantwana bakhe abahlakaniphile babezomkhipha osizini
@XolisileNgxongo
@XolisileNgxongo Күн бұрын
Akafunwe lomama azoziphendulela aboshwe
@PhumeKhwela
@PhumeKhwela 20 сағат бұрын
Uzozbeka kahle athi lezingane zamahlongandlebe
@PrudenceMabaso-u4n
@PrudenceMabaso-u4n 51 минут бұрын
Uyafuneka leyonja yomama
@PrudenceMabaso-u4n
@PrudenceMabaso-u4n 49 минут бұрын
Kepha ofakazi ebebemnceda ngathi bangaba namaqiniso
@QueenZan
@QueenZan Күн бұрын
Kwazi ngicela ululeke u Ntombifuthi ukuthi abuyele esikoleni ikhona i ABET.
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
I did ngane yakwethu
@QueenZan
@QueenZan 20 сағат бұрын
@@NseleKwazi Ngiyabonga
@mamndawenimkhize385
@mamndawenimkhize385 18 сағат бұрын
Wayethakathiwe lomama🤞
@mamndawenimkhize385
@mamndawenimkhize385 17 сағат бұрын
Ngiyafisa ukuxhumana nalezingane ngoba zongakwazi zona ukuzikhulula kule curse abayinikwa umama wabo.
@ntswakimatlala8580
@ntswakimatlala8580 Күн бұрын
You are strong darling keep praying ❤❤❤
@NseleKwazi
@NseleKwazi Күн бұрын
she tried
@xoliswambatha9146
@xoliswambatha9146 21 сағат бұрын
Yooh bengithi isitori sasisi wakhe ibuhlungu, bt eya lo iyakhalisa, ngaze ngamzonda umama ngingamazi. Eyi sisi ngikufisela konke okuhle uthole usizo uphole sisi❤
@PrudenceMabaso-u4n
@PrudenceMabaso-u4n Сағат бұрын
Owami wayenje kepha uphiphwe yimi lo esegula enoshukela ezimoshela enoshukela xola sisi
@ThamsanqaMadiba
@ThamsanqaMadiba 22 сағат бұрын
Kwazi Nsele The Greatest, siyabonga bhuty ngokubasabela,mina nginalo ithemba lokuthi bazophola sebehlangane nawe,mina ngiye ngithi mangilalele iinkondlo zakho ngizizwe ngathi ngiyayi understand impilo,nentlungu engidlule kuzona ziyanyamalala,ngiye ngikulalele ngikhala iyinyembenzi kodwa emva kwemzuzwana ngizizwe ngiphola....Bazoba ryt noba kunzima nje,kodwa Kuzogcina umdali bazobusiseka,
@nobuhlemchunu2204
@nobuhlemchunu2204 Күн бұрын
Hei lo Mama akabongi, izingane zakhe zinhle ziyhlonipha wase waysilwane u Mfazi, I don't cry early but from the 1st girl to the 2nd one i cried hard, these children need help professional, and home ,it's panning me to hear such a cruel act.
@NandiphaBam
@NandiphaBam 10 сағат бұрын
This is so emotional, i wish abazali bazibeke phambili ingane ,what type of umama owenza lento enganeni yakhe even noba ayoyakhe that is why ndingafuni nova ngengane andikhathali noba yekabani
@sibongilechonco3642
@sibongilechonco3642 21 сағат бұрын
Usamncane Kwazi akabuyele eskoleni. Ikusasa lakhe lilele lapho.
@veronicamandla4285
@veronicamandla4285 12 сағат бұрын
Ndisuke ndingayazi ukuba Abantu bazi bulela kanja izinto ezinje bavele bathule nje inkohlakalo iqhubeke nje kamnandi kuhambe iminyaka ukuhlala kubukele ngoba bathi abazi ngeni ezase bume lwaneni ngoba ?konakala sikhona kungani singaba Kweli abantwa abaphila kabuhlungu Jude kuhambe iminyaka bade bakhule bazi lwele ngokwabo sekukho umonakalo nasezi ngqondweni zabo , kabuhlungu kakhulu Shem I love you all my children with all my heart ❤❤❤
@sibusisomawawa5650
@sibusisomawawa5650 Күн бұрын
Yabona lesihluku singizwisa ubuhlungu obukhulu yazi, mina im from EC if benginayo indlela bengamthatha abengu sisiwam wesibini ibuhlungu lempilo ngeke phela, but sisi god will answer your prayers 💔nezilwane aziphili kanje, wena waswela umzali ekhona, yazi ngahlukumezeka sametime💔💔
@GcinileMazibuko-g4r
@GcinileMazibuko-g4r Күн бұрын
Ngaze ngabuzwa ubuhlungu emoyeni wami sorry mntami 😢😢😢😢
@thembindlela9678
@thembindlela9678 Күн бұрын
Kwazi ake umthole lomama azochaza lesihluku asenza ezinganeni zakhe, achazele umphakathi
@ThamsanqaMadiba
@ThamsanqaMadiba Күн бұрын
@@thembindlela9678 ngiyamfisa nokumbona nje,ngamehlo
@thandomthembuthandomthembu6638
@thandomthembuthandomthembu6638 23 сағат бұрын
Ngiyafisa ukumbona nami lo satan womama
@maldahnjani9198
@maldahnjani9198 23 сағат бұрын
True yazi
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Ngizozama ukumthola
@meo8277
@meo8277 21 сағат бұрын
I blame othisha eskoleni they failed lomntwana ,kwakumele aboshishwe lomama,ngisho nezihlobo nomakhelwane they all failed this beautiful young lady SA let's not fail her please makaboshwe lo rwabishi
@Nkomo-or8xd
@Nkomo-or8xd Күн бұрын
We ngane yami. Whaze kwababuhlungu lokho Yaa nah God will wappy your tears now I feel sorry for you for you may God be with you always
@NtombenhleSithole
@NtombenhleSithole 23 сағат бұрын
Ngaze ngamuzonda ngingamazi ,uJehova akangenelele wazewahlukumezeka😢😢
@SiphokuhleZulu-e1q
@SiphokuhleZulu-e1q 17 сағат бұрын
Awuuuuuu Jehovah KAZI ukt Uma ubunzima bufika ngalendlela ebantwaneni bakho Jehovah ngenelela nkosyam umpholise lomtwana awu kwaze kwaze kwanzima nkosyam
@LondekaSthembeleNene
@LondekaSthembeleNene Күн бұрын
Lapho Bengt Kuya Act wa 😭😭😭Ncese Sthandwa sami😢ayyy Nokho u Strong😔😔😔
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Kwezinye izindawo Kuya Actwa kodwa layikhaya cha akukho njalo its really Stories
@elmonmdluli-by6ib
@elmonmdluli-by6ib Күн бұрын
Mr Ernest God be with you, you are more than good person you are an Angel be Blessed in everything you willing to do for this sister ❤❤❤
@dohchuma6089
@dohchuma6089 Күн бұрын
Kanti lumama kwakuyini inkinga yakhe ngempela 😢😢 sazesababuhlungu istory salezi ngane 😢😢
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 19 сағат бұрын
Haibo aze azihluphe zonke izingane pho? Angiyazi into enjena
@maldahnjani9198
@maldahnjani9198 23 сағат бұрын
This is so so painful 😢😢😢😢😢we thank God you survived all the horrible treatment my dear, What a cruel lady
@AmandaCele-p8f
@AmandaCele-p8f Күн бұрын
😭😭angizalanga bakithi akuve ngizithanda izingane , sengazama noku adopter lutho kwangalunga ngoba angishadile, ngyacela bandla ningiphe yena lomtwana🙏, ngizikhulisele yena, she doesn't deserve yonke lento, this is so unfair 😭💔 izingane zinikezwa abantu abangazidingi. Jehovah ngenelela😭🙏
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Hey haibo
@PriscillaReddy-i6u
@PriscillaReddy-i6u Күн бұрын
So sad phephisa cc st Georges ngsahlala khona mina cc sisazama impilo ungasabi ukusho ngelinye ilanga ugod uyokukhumbula lv u
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
NGANE YAKWETHU
@manelizabuhle8515
@manelizabuhle8515 23 сағат бұрын
😭😭😭😭😭😭😭💔💔ey kwaze kwazwela smakade lapho ingane asnazo Kodwa thixo upha Bantu abangaziding yeyi unosathane lomama ngeke kukhon lusifa ophila kuye ngeke leshluk esingaka enganeni😭😭😭
@nomllymzobe2544
@nomllymzobe2544 Сағат бұрын
Wamane washo lento ebengiyisho lapho sengithandazela eyodwa nje vooo😢
@PhilisiweKhombisile
@PhilisiweKhombisile Күн бұрын
Bhuti Kwazi ngicela nimlande umah hleze khona angakuchaza ngempilo yakhe kanye nesimo nje ngempilo mhlampe khona esingakuthola ngezenzo zakhe 😢 mhlampe nezingane khona isthombe nomqondo abangaba nawo ngomama wazo mhlampe noxolo lungaba khona
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Eish sizodinga usizo lomphakathi
@DuduMsane-w3y
@DuduMsane-w3y 18 сағат бұрын
Mmmm Nkosi ngengane encane 😭😭😭😭😭
@TobiasThebe
@TobiasThebe 23 сағат бұрын
Beautiful Gal please you are a warrior God is great I just wish you good luck in your endeavors.
@PromiseMthethwa-nl1jn
@PromiseMthethwa-nl1jn Күн бұрын
Awu ubuhlungu obungaka Nkosi 😭ai ngekke akuyena owaka Mthethwa lomama isilwane
@NompumeleloMabaso-f3h
@NompumeleloMabaso-f3h 13 сағат бұрын
Cha Cha alukho uxolo yalenja makukhulumeke ukusiza lezingane ngomsebenzi nendawo yokuhlala mayiyofela kude lenja yomfazi onesihluku usazoma ashushiswe la emhlabeni ngaphambi kokuya esihogweni
@nompumelelomdlalose9556
@nompumelelomdlalose9556 Күн бұрын
Ey ngaze ngabuhlungu 💔...yaz musulalela izitori zabanye abantu zikwenza ubone ukuthi ukhule kahle....ey SA asizasize labantwana ..ngalokhu nje umuntu angasiza ngakho...ey phephisani bosisi bam ....kusazoba kuhle ezimpilweni zenu.
@LondekaMsibi-v2u
@LondekaMsibi-v2u Күн бұрын
Ooh yini cc kwazebuhlungu😭😭😭nxese cc angikwazi kokukhuluma ngiyakhala kubuhlungu loludaba😭😭💔💔uthixo ukhona
@ThokozaniSimelane-ms9hs
@ThokozaniSimelane-ms9hs Күн бұрын
Eish....ncesi sisi. I'm really surprised that people can be that cruel
@Xolile-zm5sp
@Xolile-zm5sp Күн бұрын
Sisi ngiyabuva buhlungubut God is always there
@XoliwaCebekhulu
@XoliwaCebekhulu Күн бұрын
angikaze ngikhale kanje yaze yabuhlungu lento 😢😢😭😭😭😭😭😭😭
@elmonmdluli-by6ib
@elmonmdluli-by6ib 20 сағат бұрын
@@XoliwaCebekhulu eish so painful 😥😥😥
@NandiphaBam
@NandiphaBam 11 сағат бұрын
Be strong dear so that we can pray and get strong for her
@Bahraindevelopmentprojec-gx9jw
@Bahraindevelopmentprojec-gx9jw Күн бұрын
Ujesu yedwa ongumduduzi nom Kungandluli abantu bathi unenzondo ngoba ukuhlukunyezwa umama iva elingapheli Amen
@BusisiweMasina-k5f
@BusisiweMasina-k5f Күн бұрын
Sorry girl you're smart God be with you
@BusisiweMasina-k5f
@BusisiweMasina-k5f Күн бұрын
Kodwa mama
@ThandoMsiya-zr2xu
@ThandoMsiya-zr2xu Күн бұрын
😭😭😭😭kodwa uSatun owangena kulomama ngengane yakhe kodwa inhlungu enjena uyofica lezinyembezi ezulwini
@SimangelePatricia-mp3sm
@SimangelePatricia-mp3sm 19 сағат бұрын
En owesbil lo gel khon wakub munye mdala ukhon la kule Broad cast swk wakhuluma la
@ThandoMsiya-zr2xu
@ThandoMsiya-zr2xu 17 сағат бұрын
@SimangelePatricia-mp3sm yazi ngyibonile n ngilimalile cz akazenzi lomama akekho umuntu oryt owenza lento uyaludinga usizo nengane zakhe kyadinga ukuthy zimthethelele ukuze izinto zabo zivuleke ngoba bazozivalela ngalomoya ohlupha unina kukhona okukulomama and uma engathola ongakwazi ukukhuluma naye umuntu okhulekayo fthy acele umoyongcwele ulalise lelidimon balalelane engakhuluma
@SizekaAbigail
@SizekaAbigail 23 сағат бұрын
Ibuhlungu kakhulu indlela umama ahlukumeze ngayo izingane zakhe ay ubulwane obungaka😭😭😭💔
@zandilesangweni5426
@zandilesangweni5426 Күн бұрын
Ave nihlakaniphile Futhi nino cc wakho,, angisayiphathi eyobuhle nokuthobeka kwenu,, nginifisela kusasa eliqhakazile uThixo aze anikhumbule mesephendula imikhuleko yabantu bakhe
@sthembisonokuzothaxulu
@sthembisonokuzothaxulu 20 сағат бұрын
Kodwa nana kwakumamakho ngempela lo.sbonge Nsele ngomsebenzi wakho omuhle.ngoba bagcina bezbulala abantu ngokuhlala neymfihlo
@Khanyisile-q8f
@Khanyisile-q8f Күн бұрын
Bafowethu kubuhlungu ukuhlumumezeka ikakhulukazi Uma ungayitholanga I counseling kuhlale kuvuke ukhale uwedwa ungeke usizwe lutho isilonda esingalapheki
@KgosiotseleIpeleng
@KgosiotseleIpeleng 20 сағат бұрын
Yooh 😢😢 Anginakho ukuphawula ngendlela intliziyo Yami ibuhlungi ngakhona😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢💔💔💔💔💔💔
@mabelmkhonto3476
@mabelmkhonto3476 Күн бұрын
I'm so sorry baby girl for experiencing such pain😢
@NseleKwazi
@NseleKwazi Күн бұрын
ey
@ntombizethumiya5866
@ntombizethumiya5866 Күн бұрын
Nkosi ngiyacela ubafihle ngaphansi kwamaphiko akho, uze ubakhumbule mesiya ngelinye lamalanga ubasule lezinyembezi😭😭😭, nginifisela inhlanhla zthandwa zami niphumelele empilweni, nidlule kubo bonke lobuzima enibe kubo niphole 💔💔❤️❤️❤️❤️🙏
@PhumzileJudith-g5s
@PhumzileJudith-g5s 16 сағат бұрын
Mmm Nkosi Yami wayenjani kanti lomama ngiyamnyanya akafe kabuhlungu
@lindynabela8714
@lindynabela8714 Күн бұрын
Can we bring this horeble mother...angikaze ngisizwe isihlungu esingaka 😢
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Ngizomzama
@phumzilemakhathini2516
@phumzilemakhathini2516 23 сағат бұрын
Please bhutwam syacela kumbona myb naye wahlukmezeka ​@@NseleKwazi
@NosiphoNtshangase-r8m
@NosiphoNtshangase-r8m 9 сағат бұрын
Ngaze ngakhala nkosi yami😢😢
@mpumehkamenziwa2733
@mpumehkamenziwa2733 23 сағат бұрын
Yoo zange ngalila kanje my god heal ur pain and grant u all the good oppotunities in lyf i we lv u princess♥️
@NosiphoMphoMaketa
@NosiphoMphoMaketa 19 сағат бұрын
Singomama besizwe besicela ukubona umama ka girl
@SibahleMhlongo-ne2if
@SibahleMhlongo-ne2if Күн бұрын
aingeke😢ngeke ngisqede lestory siyathusa sibhlungu ngyakhala💔😭
@SbongaZuma-kw7vy
@SbongaZuma-kw7vy 23 сағат бұрын
Kodwa thixo 😭😭😭😭😭😭 ngaze ngakhala hhey lomama uyinja imgodoyi nxn
@JANdlovu
@JANdlovu 14 сағат бұрын
You should never cry because God is with you all the time 😭😭😓😫👏👏
@SindiMtungwa-f3f
@SindiMtungwa-f3f Күн бұрын
KWAZI NSELE MFE2 LE SHOW IYANGIKHALISA KAKHULU IVUSA USIZI LODWA😢😢😢
@masukudemadikizela5580
@masukudemadikizela5580 Күн бұрын
Mntanam ibuhlungu lendaba koda xa kufika ithuba loba umxolele umnike ilahle lakhe ...futhi ingaske enikufisayo kuphumelele nihlukumezekile koda lizofika ixesha apho uThixo azonosula inyembezi andazi ndingenza njn ndikuphe okuncane nje mntanam intlungu noko inimba ndingumama nam ♥️ ❤️
@GertrudeBhebhe
@GertrudeBhebhe Күн бұрын
😭😭😭😭😭😭😭it takes me back to my childhood 😢😢😢😢😢😢😢
@gloriashozi555
@gloriashozi555 14 сағат бұрын
Ncese Cc 🫂🫂🫂🫂🫂
@SthabileNzama-d4h
@SthabileNzama-d4h 16 сағат бұрын
😭😭😭Kwaze kwabuhlungu ,ngiyaqala ukukhala la
@thulisiwegloria6029
@thulisiwegloria6029 Күн бұрын
Moyongcwele 😪😪mayesethi iyodwa into bengiyitshontsha #ukudla Nkulunkulu yakuthanda cc nakuso lesimo owakhula kuso😢😢
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Ngivele ngakhala kakhulu
@chathrinenkosi
@chathrinenkosi 19 сағат бұрын
Ukufisa umsebenzi nendawo yokuhlala🎉❤Nkosi bakhanyisele
@Xolile-zm5sp
@Xolile-zm5sp Күн бұрын
Ya unkulunkulu uyapha bantu abangafuni bantwana
@lulekabatyi8671
@lulekabatyi8671 19 сағат бұрын
Ohhh My God mntanam, ngase udibane ne Man of God ukuze uthole diliverence kwezi Curse zika Mamakho nesisi Stigma mntanam uyawudinga umthandazo Let God Intervene kulesisimo akohluleki u Thixo wethu ❤ God's love you Baby Girl 🙏🙌
@SindiswaNqabeni-j9o
@SindiswaNqabeni-j9o Күн бұрын
Eish soloko rqalile ukuxoxa ndikhale kakhulu ndizws ubuhlungu kazi kwakumhsma onjani oncisha umtwana ukudla acede amshaye ngocelemba ohhh usizi lwakho mtanam luzokukhulisa kubuhlungu ndiyafisa uthiola number yakho andinanto kodwa okunye okuncane ndingazama ukuthi nikuthole phephisa sis be strong
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
061 985 8334
@b.smdluli2319
@b.smdluli2319 Күн бұрын
Ibuhlungu lendzaba yakho sesi .Akaboshwe lomtsakatsi.
@ThamsanqaMadiba
@ThamsanqaMadiba Күн бұрын
Umama wabasisi akekho ryt,unengxaki🤞🤞🤞
@Vusoh
@Vusoh 18 сағат бұрын
Cc hambonikela ku Shembe kuhle ngoba ukhuliswe uyena..umshayise ngomoya umzali wakho uthando into angenayo...konke ngyafisa kukulungele emsebenzini..junzima sithwele sonke kodwa okwakho ku worse❤❤❤❤❤Nkulunkulu akabe nawe kukhanye
@xolisilenoxolo6135
@xolisilenoxolo6135 Күн бұрын
I can't believe 😢😢ngathi ngaphupha kwaze kwabuhlungu angikaze ngikhale kanje 😢😢mara Loma I wonder eliphi idimoni elibusa kweyakhe inhliziyo 😢😢 engathi nongaphola ma gals unkulunkulu anivikele njalo❤
@NseleKwazi
@NseleKwazi Күн бұрын
kuzoba ryt
@sihlezungu6415
@sihlezungu6415 23 сағат бұрын
💔💔😭😭😭😭😭😭😭😭😭 yooh sibonge malumekazi wayezama😥
@IreneBukiwe
@IreneBukiwe Күн бұрын
Uphephise mntanami angazi umawakho ngingamfanisa nasiphi izilwame Kube wawuhlala elkshini engabe Kade umphakathi wazibambela umawakho mathupha ngiyamhalela animvakashise la Kwa Mashu simkhiphe amadimoni simkhulekele kancane azalwe kabusha oh kunzima kulomhlaba lokhu sibabaze njalo
@ItumelengQueenMaduna
@ItumelengQueenMaduna Күн бұрын
Eish! Ezinye izinto bt ke! Uma kudaliwe ukuthi uzondlula kulezimo my love ukuze uzoba ne-testimony like this kukhulu obekelwe kona ninosisi wakho kuzolunga mntanami yhooooooo ubunzima enindlule kubo God help ur children's heeeeeeee yazi umuntu unokuzitshela ukuthi kunzima empilweni haaaaaaaa khona abantu abaphiliswa kanje God ngiyabonga i thought umamama wami uyangizonda nami kanti wayenenqondo yokuthi umamawakhe uyangenzela konke kanti nami ngibhekilele ukuthi naye angenzele akiesini bantwana mami hle🫂❤️❤️🫂
@LindiweCele-t1d
@LindiweCele-t1d Күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu 😭💔 nganeyami
@nomiembokazi8156
@nomiembokazi8156 16 сағат бұрын
Ngeke lomama unenhliziyo embi...or unosathane😥😥😥 UNkulunkulu abe nawe sisi
@LizzyMabaso-c8g
@LizzyMabaso-c8g 20 сағат бұрын
Yo ngane Yami ibuhlungu indaba yakho umama makaboshwe
@BoipeloManjani
@BoipeloManjani 11 сағат бұрын
Yho I'm out of words😢😢😢
@XolisileNgxongo
@XolisileNgxongo Күн бұрын
Thandinomsesi waze wakhuluma kwabuhlungu kulendaba yengane,phephisa cc kuzolunga
@silindilelizzie7590
@silindilelizzie7590 Күн бұрын
Thandaza umkhuleko u baba wethu osezulwino.uwuthembe umkhuleko mawukhulekabuthaha lonkebukholo lwakho ulinikele ku Nkulunkulu Mathewu 21:21 Zincenge undlulise uzithembe futhi usho uphimsele ngomlomo wakho ukuthi wena uzophumelela empilweni. Phephisa sesi omncane
@QalakusnaSoneni
@QalakusnaSoneni Күн бұрын
Kodwa thixo wayenekinga lomama inkulu into ayebhekene nayo lomama akusiso isihluku lesi ngaze ngaphatheka kabi 😭😭😭😭islwane somuntu wesfazane kaze ngiyizwe into enje ayi ngikhulile namhlanje😭😭😭😭😭
@gloriashozi555
@gloriashozi555 14 сағат бұрын
😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔isihluku esingaka. Waze wamuhle Futhi❤❤❤❤❤....Lomama unedimoni elikhulu......ngendlela esengikhubeke ngakhona ilendaba
@sphiwemthati5420
@sphiwemthati5420 Күн бұрын
Lomntwana uSttong inkosi imuphe amandla kubuhlungu angikaze ngyizwr into enje😊
@LindiweBatyi-e7o
@LindiweBatyi-e7o 18 сағат бұрын
Yhaaa ne kunzima emhlabe I 😭😭kwaze kwabuhlungu 😭😭
@desrilmukwevho2003
@desrilmukwevho2003 Күн бұрын
Come to Johannesburg, ozo hlala nami. I will take you as my own child
@NseleKwazi
@NseleKwazi 23 сағат бұрын
Ey mama I can arrange it, 061 985 8334
@SlindileNgcobo-s2i
@SlindileNgcobo-s2i 23 сағат бұрын
Kanti Jehovah iliphi lelidemon elingene abantu besifazane yaze yangihlukumeza lendaba angkaze ngkhale kanje jesu
@masibongentuli3384
@masibongentuli3384 Күн бұрын
Baze balimala o Dadewethu lomama kodwa yni 😢😢 Ingan zise zimesab
@NseleKwazi
@NseleKwazi Күн бұрын
yinja kamama
@RejoiceKhumaloRejoice
@RejoiceKhumaloRejoice 12 сағат бұрын
Yaze yabuhlungu indaba yalomtwana Jehova ngenelela nkosi ngiyasola uloyiwe lo mama bakwethu
@NombuleloNtuli-mo7jg
@NombuleloNtuli-mo7jg Күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu kodwa Jesu kodwa ilesqalekiso sikamama zixolele mtanami uNkulunkulu ukhona kuzolunga ndodakazi kubuhlungu kakhulu engathi nobaba angalibona iphutha lakhe avuleke amehlo
@HazelSodinga
@HazelSodinga 18 сағат бұрын
Nestorry ska sisi walengane sibuhlungu kanje haa zidinga I counseling lezingane
@ThandiweGulwa
@ThandiweGulwa Күн бұрын
I wish to stay with CHILD and give her Mother love.
@LillianMaphosa
@LillianMaphosa Күн бұрын
Eish kwaze kwabuhlungu phephisa dear I think umama ubenenkinga shem
Players vs Pitch 🤯
00:26
LE FOOT EN VIDÉO
Рет қаралды 138 МЛН
ТВОИ РОДИТЕЛИ И ЧЕЛОВЕК ПАУК 😂#shorts
00:59
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 6 МЛН
FOREVER BUNNY
00:14
Natan por Aí
Рет қаралды 31 МЛН
Lemfihlo ayikhishwa kahle kahle.
42:19
KingBhakaTV
Рет қаралды 6 М.
party 2 Friends 🤫
8:31
Removal Rubble
Рет қаралды 14 М.
EP 22 Asnath Mathiba on her husband having an affair with her siste’s daughter for 6 years
1:24:00
Madam Speaker | Perseverance Maremeni
Рет қаралды 508 М.
Unozizwe yini Isthwalo noma ufaka imali?? UPHILAKANJANI? EP 74
28:36
Skeem saam today 27 nov 2024 full episode
25:32
Candy Box
Рет қаралды 4,6 М.
Players vs Pitch 🤯
00:26
LE FOOT EN VIDÉO
Рет қаралды 138 МЛН