Ayanda Msweli Foundation | Libhubha Nommeli

  Рет қаралды 59,549

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Күн бұрын

Пікірлер: 197
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 10 ай бұрын
Asivume nje umthetho uvuna izigebengu 😢😢😢okunye sesikuyekela kuSomandla ngoba sengathi ayingangathi lempi. Kulungile abasibulale siphila 😢😢😢
@thobekamkhwanazi6421
@thobekamkhwanazi6421 10 ай бұрын
Mmmm kwaze kwabuhlungu liyabhubha south Africa kanti sozifihlaphi izingane zethu nomthetho awukho south africa abazibambela umthetho angibabeki icala
@nomvulakhoza3056
@nomvulakhoza3056 10 ай бұрын
Ukube uhlala ngakth lomgodoy ngabe aysekho lenja emhlaben
@MaSokhuluSokhulu
@MaSokhuluSokhulu 10 ай бұрын
Mgodoyi ngempela mxeeeh
@nombusonyandeni6585
@nombusonyandeni6585 9 ай бұрын
izinkabi ngingazifuna ngizithole 🤞🏾
@andilekhomo7675
@andilekhomo7675 8 ай бұрын
Kungenzeka nayo iyadlwengulwa Ngeke ikwazi ukusho coz ayikhulumi
@YabanathiProjects
@YabanathiProjects 8 ай бұрын
Manje mayodlwengulwa kusho ukuthi adlwengule ingane ? Losathane kumele afe
@nkazimulomagubane4333
@nkazimulomagubane4333 10 ай бұрын
Bengicela location yalensizwa ngithi ukuxoxa naye iwombe ezimbalwa😢
@minenhlenelly2510
@minenhlenelly2510 9 ай бұрын
Soza mfethu konakele
@jabulanisimisontshangase7872
@jabulanisimisontshangase7872 10 ай бұрын
Ngezwa ubuhlungu 😢 kunzima emhlabeni
@sinethembagoduka6375
@sinethembagoduka6375 10 ай бұрын
To be honest they always make excuses to not arrest people with disabilities as if they are not mentally aware of their crimes. One day justice will be served
@andilekhomo7675
@andilekhomo7675 8 ай бұрын
Iskhathi esiningi umuntu okhubazekile usuke enukubezA ngobA naye enukubezwA😢 ngath bangatholaq usizo bobabili
@SbongileZondi-x9b
@SbongileZondi-x9b 4 күн бұрын
Mmm kwaze kwanzima jesu izingane zethu ziyahlukumezwa 💔💔💔💔😭😭😭😭
@bongiwendlovu4009
@bongiwendlovu4009 10 ай бұрын
kwazi kwabuhlungu JEHOVA abe nawo lomdeni ........
@sandilemakhoba8436
@sandilemakhoba8436 10 ай бұрын
Hawu webaba uNongalo kulokhu kwesiLungu noku-accomodat(a) abanye ababukeli bohlelo lwakho. Nginesiphakamiso la sokuthi uma kungengezwe ama-subtitles la ezansi uma lulokhu luxoxwa udaba njengoba sisyaye sibone lapha komabonakude uma kudlala ama-sopies, ukuze nabo bakwazi ukululandela udaba. Ngicabanga ukuthi lokho kuyokwelekelela kakhulu. Ngingazi ethimbeni lakho ukuthi amakhono akanjalo akhona yini. Kodwa ngibuka lokho kuyowenza kakhulu umehluko ukulekelela ababukeli abangasazi isiZulu noma abangsicoshi kahle.
@MuziNtombela-q3r
@MuziNtombela-q3r 9 ай бұрын
Yingakho amaphoyisa. Kuzima emhlabeni nkosi sivikele baba amen
@mbalimzobe6183
@mbalimzobe6183 10 ай бұрын
Ayboshwe lenja mayngaboshwa umphakathi awngenelele bo ibhlungu lento😭😭😭
@manikinikimjoli202
@manikinikimjoli202 10 ай бұрын
South Africa isgodi .siyathanda kakhulu sonke eAfrica umsebenzi muhle
@NelyKhumalo
@NelyKhumalo 4 ай бұрын
😢😢eish yaZ😢😢😢😢 umthetho kwesinye skhathi kumele uzthathele ngezandla kumane sikhale sonke kube 50/50 duduzeka mama konke kubeke ku Jehovah uzokuphendulela lobuhlungu obuzwayo kanye nengane lomenzi wobubi uzobuzwa kuphindaphindiwe lesgebengu esikhubazekile syakwaz ukwenza into encolile kuthuleke nje kanjalo ay baba msweli syacela baba sithembe wena nalu sizi sithembe wena baba
@SthembisoMkhize-mm2wf
@SthembisoMkhize-mm2wf 27 күн бұрын
Mmmm yaze yabhlungu nansinto nkosyami
@jabunkosi451
@jabunkosi451 2 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu Nkosi emzansi 💔😭
@AngaNgantweni
@AngaNgantweni Ай бұрын
Yhooo yabuhlungu lento💔😭😭😭 kufuneka inkabi lomntu soze klk
@thembanimaseko7711
@thembanimaseko7711 10 ай бұрын
Keep on praying kuNkulunkulu uyazibona izinyembezi zakho nezengane uzokuphendulela never blame God ngoba akenzi okubi kithi ngoba uyasithanda imisebenzi kasathane nje le. Qinisa ekukhulekeni ungalilahli themba. Let’s pray for this family bahlali base mzansi 🙏
@ThembelihleMathenjwa
@ThembelihleMathenjwa 10 ай бұрын
Jehova ngenelela kulesisimo sidinga wena
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 10 ай бұрын
Bengeke senze ibhakede lokuthi umama athole I lawyer for legal advice?
@nomhlemqadi
@nomhlemqadi 10 ай бұрын
Cha kyafana ngob ingalo yomthetho ivuna iygebengu..lento ifuna abantu beslisa abazimunquma kqala lomfan..njengobeth uzoybulala lengane
@ntobengongoma
@ntobengongoma 10 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu😢😢😢😢😢😢saze sabuhlungu i story ....i pray umama alithole usizo
@zandychamane587
@zandychamane587 10 ай бұрын
Mmmh kwaze kwanzima inkosi ibavikele
@niegambushe5336
@niegambushe5336 10 ай бұрын
😢😢😢mmm nkosi sikelela i Africa kwaze kwabuhlungu
@LindaniZama-z8u
@LindaniZama-z8u 6 ай бұрын
Nimthol kanjn umsweli bakwethu
@lihlemakamu5660
@lihlemakamu5660 10 ай бұрын
Baba ngicela inumber kamama
@ThembekaNdlovu-vw6wv
@ThembekaNdlovu-vw6wv 4 ай бұрын
Amaphoyisa sekwasala igama umsebenxi awasawenzi angikhali noma ungathini adla imali ka hulumeni mahhala
@xoliendlovu8363
@xoliendlovu8363 10 ай бұрын
Mawakhe akukhohlwe amaphoyisa, awudingi nanenkabi ezibizayo la bakhona nabantu abasebenza ngesintu
@phililemaguduleia70
@phililemaguduleia70 10 ай бұрын
ngempela umthetho uthatha kude futhi uvuna izigebengu....mina bengithi umama akazithathele umthetho ngezandla zakhe
@xoliendlovu8363
@xoliendlovu8363 10 ай бұрын
@@phililemaguduleia70 kunjalo nje ayikho enyindlela
@sithembisondlovu-rb5nm
@sithembisondlovu-rb5nm 4 ай бұрын
Umama kumele asuswe kuleyondawo afunele enye indawo
@SbongileHadebe-fr8bg
@SbongileHadebe-fr8bg 9 ай бұрын
Abazali balenja bathin yomama 🙏🙏🙏😭😭😭😭😭
@nomvulakhoza3056
@nomvulakhoza3056 10 ай бұрын
Ayibulawe lenja ngaze ngabuhlungu😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@sabeloshabane6433
@sabeloshabane6433 10 ай бұрын
Ayikho enye indlela ayibulawe lenja
@ThembalethuNokuphila
@ThembalethuNokuphila 8 ай бұрын
Eyi nkosiyami ngenelela Jesu 😢
@NokthulaGumede-f8l
@NokthulaGumede-f8l 10 ай бұрын
Iso ngeso akubuyelwe ku old testament
@tinangubane9349
@tinangubane9349 10 ай бұрын
Mawami ngyaxolisa kakhul ngobuhlungu obuzwayo nino mfana wakho ngenxa yale nja eyisi mumu eyadlwengula ingane kdw ke ngcele wenze njee manje khohlwa ama police khohlwa isonto lakho thatha inhliziyo yakho uyinike usathane bese uyaziphindeselela nanoma iyiphi indlela ezokujabulisa ungaya kwi nyanga mthakathi uyoloya lenja le or uthenge ama para amshaye aphinde amdlwengule nayo day and night kdw engambulali nom uye ka Shembe neshumi lakho uyomqalekisa khona baphi abantu abalamana nomfana wakho bathula njee abayilweli ngane ingane umagcino wakubo pho! Sukuma mawami ilwa ungapheli amandla
@phumimabanga962
@phumimabanga962 10 ай бұрын
Ukhuluma isiminya nje kwaphela. Ibuhlungu kakhulu lendaba yalomama bakithi. Mina nje angsoze ngaya emaphoyisen...udoti uyoduka ezimobeni
@tinangubane9349
@tinangubane9349 10 ай бұрын
@@phumimabanga962 njeee nam ngeke ngiqale nokuqala eyokuya ema phoyoseni ngiyozilungisela mina ngokwami ngeke njee inja idlale ngo mtanam kuphele kanjalo never!
@nomvulamwelase8391
@nomvulamwelase8391 10 ай бұрын
I think umsolwa ugwetshiwe but ugwetshelwe ngaphandle which is suspended sentence Cela umseshi wecala achazele umama ukuthi kwenzakalani kwaze kwabuhlungu
@tinangubane9349
@tinangubane9349 10 ай бұрын
@@nomvulamwelase8391 achaze ini amanyala wena ungavuma lowo thuvi wenziwe enganen yakho??
@PhumzileTsedu
@PhumzileTsedu Ай бұрын
What goes around comes around...phephi mawami
@thabilemsimango8802
@thabilemsimango8802 7 ай бұрын
Umdlwenguli sengathu angathols abadlwenguli naye ejele.Ukwehluleka ukuzithiba kusonela izwe lethu😭😭🙏
@Dr_V5_ZiK5_li5.
@Dr_V5_ZiK5_li5. 9 ай бұрын
Ewu ibuhlungu lent baKith ngiyafisa uKuth umthetho uqine 😢😢 Isono le uyalwaz usizi Esh ..!! 😢😢
@mlungisingobese112
@mlungisingobese112 10 ай бұрын
ei ngihlulekile ukuyiqeda💔 but uphakathi uthuli uthini ngempela.
@BusisiweHlengiwe
@BusisiweHlengiwe 2 ай бұрын
Mama thola izinkabi zeqede ngesimungu🎉lu😢
@zama1694
@zama1694 10 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu
@sphiwekhuzwayo9506
@sphiwekhuzwayo9506 10 ай бұрын
Kuyoqiniso kodwa abantu abavotela iANC yobo abasbulalela izwe abasnikela eygebengweni.umthetho ucheme naygebengu muwonile yavikelwa vuna igebengu.ngyamzonda muntu wavotela igebengu ngoba shlupjeka nje izo.umlomo wavalwa ukonakala klesgila mkhuba.
@sindisiwemncwabe3389
@sindisiwemncwabe3389 8 ай бұрын
Yaze yabuhlungu indaba,Waze wakhuluma kamnandi bakithi u behind the scene
@pamelamchunu6835
@pamelamchunu6835 8 ай бұрын
Mmm nkosi yami ukube bebesethekwini bengizothi umntwana akeze for therapy for free 😢
@brotherb5076
@brotherb5076 10 ай бұрын
Mina Nongalo engikubona kulimaza umama kakhulu ukuty uke wahanjelwa ingane yokuqala n masekwenzeka lento enganeni yesibili usezibona engolahliweyo
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 6 ай бұрын
Uyisilima kodwa uhlakaniphile phansi kwebhlukwe
@ntokomazungus789
@ntokomazungus789 5 ай бұрын
Akenisho umfana udlwengulwe umfana noma intombazane..lomdlwenguli unamademoni
@LizekaSimunda
@LizekaSimunda 6 ай бұрын
Buti Ayanda uthixo akugcine akwembatise ngengubo yothando unalo uthando lwabantu upiwe nguthixo ungadinwa khehle
@NoluntuCele-yo9nv
@NoluntuCele-yo9nv 10 ай бұрын
God bless you 🙏🙏♥️
@BusisiweSimamane-t6q
@BusisiweSimamane-t6q 7 ай бұрын
Mina nje ngingakhala kdw yena ngabe engcwatshwa.
@zamooch
@zamooch 10 ай бұрын
Baze bahlukumezeka abantu Nkulunkulu ngenelela🥹
@zamamkhwanazi2441
@zamamkhwanazi2441 6 ай бұрын
😭😭😭 Nkosi ugogo uzogula, kwaze kwabuhlungu…
@PhillyCele-u7k
@PhillyCele-u7k 8 ай бұрын
Mmmm nkos aishawe lengane ikhohlakele
@sbusisolawrence3553
@sbusisolawrence3553 6 ай бұрын
😢 bathini bona abazali balo owanyukubeza,lo ongakhulumi Ngoba ngizwa sengathi abantu abakhelene laba yinto yaae ndaweni le
@NomusaZungu-hx9tr
@NomusaZungu-hx9tr 10 ай бұрын
Akakhubazekile lomgulukudu umpipi uyama akaboshwe😢
@Lusindisocengani-pe2cs
@Lusindisocengani-pe2cs 8 ай бұрын
Kanti amapolisa akwazulu Natal asebenza njani zonke nje ividio ezithinta amapolisa pha azinasicaciso yhoo.
@sinenhlanhlabuthelezi6834
@sinenhlanhlabuthelezi6834 4 ай бұрын
Amaphayisa ayasifeyila bandla ..yonke indawo kukhalwa ngayo
@thembindlela9678
@thembindlela9678 10 ай бұрын
Ongakhulumi kodwa ongcolile
@THOBANITHAMSANQA
@THOBANITHAMSANQA 10 ай бұрын
Location negama ngimnqume lowo.kubuhlungu akwenze kulengand
@Mthethwa594
@Mthethwa594 10 ай бұрын
Thanks
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv 10 ай бұрын
Thank you so much!
@Mthethwa594
@Mthethwa594 10 ай бұрын
Nginga ngikude nase khaya kodwa ngihleli nginesfiso soku siza ngokuncane, iconsi licgwalisa ibhakede 🫶🏾
@sbusisoscelo8750
@sbusisoscelo8750 8 ай бұрын
Guys how can i get baba mswelis number...?
@busisiwemathombi3748
@busisiwemathombi3748 10 ай бұрын
Nkosi Yami uze une nomama lobubunzima abhekene nabo ngomtwana wakhe nomnzi ngeke akuthole ukuphumula ngesenzo asenzile
@SimangeleNcube-m3i
@SimangeleNcube-m3i 8 ай бұрын
😢😢kwabungu ukuba umama bandla
@Madudo_Mvuna
@Madudo_Mvuna 10 ай бұрын
Baba’🙏🏾
@sphagede-ol2ow
@sphagede-ol2ow 8 ай бұрын
Akabulawe loyo doti 😢😢
@Syamthembu5
@Syamthembu5 10 ай бұрын
Ibuhlungu yazi lento eyenzeka eMzansi yabona usizi lomuntu omnyama kusakude luphela uma umthetho usenza nje 😢😭😭😭😭😭😭😭
@nobuhlekhumalo4018
@nobuhlekhumalo4018 10 ай бұрын
First to comment ❤but no sound
@thembimdluli3882
@thembimdluli3882 10 ай бұрын
Mxm nawe uyisimungulu njengalomfana ohlukumeze ingane yalomama ngabe commenter into esile
@phumelelakhawula2796
@phumelelakhawula2796 10 ай бұрын
Umthetho nje wakhelwe izigebeng
@Nanazile_56
@Nanazile_56 10 ай бұрын
😭😭😭😭😭
@sabeloshabane6433
@sabeloshabane6433 10 ай бұрын
Asivoteni guys sivotele bani guys ukuze sikhiphe lo anc ?
@khwezis
@khwezis 10 ай бұрын
Ngaze ngabuhlungu weeeee maaaaaa
@cookingwithbeautybaking7526
@cookingwithbeautybaking7526 10 ай бұрын
Amazali bomfana banenhliziyo ezimbi bavikela umrape omoshe iksasa lengane nxese mama ngaze ngaphatheka kabuhlungu 😢😢
@andilekhomo7675
@andilekhomo7675 8 ай бұрын
Lengane engakhulum uzothola ukuth nayo iyadlwengulwa
@elsiengcobo780
@elsiengcobo780 10 ай бұрын
❤❤❤❤❤4min
@khulekanimhlongo7888
@khulekanimhlongo7888 7 ай бұрын
😢😢😢
@tandybrockett1308
@tandybrockett1308 10 ай бұрын
Akubuye isigwebo sentambo izophela lento buya DA stakuvotela sikhathele ukudla uhumumeni wethu akubuye DA nizobona izophela yonke lento thina into enje sikhatele ukuhlukuywezwa nezingane zethu
@CarolMangunezi
@CarolMangunezi 9 ай бұрын
Kosisiza ngempela ukubuya kwayo coz ngeke yenzeke lento enyantisayo...Ngikhulekele umama ukthi Abe strong for untwana wakhe
@Zohara-BiBiZaman
@Zohara-BiBiZaman 10 ай бұрын
Eshhhh usebenzisa umuthi umsolwa yiko engaboshwa nkosyam akususwe ingane kulendzawo ngoba engagcina eseyenzakalisa ngampela💔💔😭ngayizwela ingane smakade kunzima umdala what about ingane.
@NtombifuthiKhumalo-re5do
@NtombifuthiKhumalo-re5do 5 ай бұрын
Cha esouth Africa sibhekane nenkinga yemigulukudu
@phililemaguduleia70
@phililemaguduleia70 10 ай бұрын
mina nkosiyam uthixo useyongixolela ngba ngiyombulala oyoke ethinte eyam ngingamthwalisa inhlabathi ngezifuba nokuloya umuntu ngingaqala nagye
@zn6471
@zn6471 10 ай бұрын
Inoba akaqali ukudlwengula lowomkhovu wesimungulu. Ingathi uThixo engangamela yonke impilo yomntwana.
@mandlasibisi8568
@mandlasibisi8568 8 ай бұрын
Eish mina ngiphele Amanda. But nabazalwane eish abenzi okufanele bakwenze ibona ngabe bazikhathaza kakhulu not Kuya e Nkantoloke but ukumvakashela Omama kanti iMbhokodo isishintshile yini ngoba emasontweni Ave ibambisene
@SaneleCibane
@SaneleCibane 10 ай бұрын
Kube kuyangami bekuzothi kungazwakala icala elifana naleli ivele ihlome ihlasele Amaphoyisa ajike abe ngakubo kwezigebengu
@LeratoTsie-zj7mf
@LeratoTsie-zj7mf 8 ай бұрын
😭😭😭 What went wrong south Africans
@bhekisisashange-ne1mc
@bhekisisashange-ne1mc 10 ай бұрын
Bengicela ukwazi ilocation bahlala kuphi umama nengane yakhe
@tsheposelebogo3717
@tsheposelebogo3717 7 ай бұрын
From the age of 11 children can be held accountable for their crimes. Also if the perpetrator is mentally impaired they can be committed to a mental institution.
@MbongeniMagoso
@MbongeniMagoso 10 ай бұрын
Hulumeni esaMvotela akenz kahle sdalo
@MaSokhuluSokhulu
@MaSokhuluSokhulu 10 ай бұрын
Mdali wezinsuku melusi jehova thixo
@SthembisoXulu-jw8zf
@SthembisoXulu-jw8zf 10 ай бұрын
😭😭😭yoo
@ntombenhleradebe9045
@ntombenhleradebe9045 10 ай бұрын
☺️
@ntombenhleradebe9045
@ntombenhleradebe9045 10 ай бұрын
Enkosi yami kwaze kwanzima emhlabeni kajehova kodwa ukhona ungelinye ilanga unkulunkulu uyophendula.
@lut9768
@lut9768 10 ай бұрын
😢kwabuhlungu
@SiphamandlaSoke-ih8pl
@SiphamandlaSoke-ih8pl 10 ай бұрын
Ziphi iynsizwa zendawo ziylungise lento isidinga iynsizwa masinje
@minenhlenelly2510
@minenhlenelly2510 9 ай бұрын
Bulalani umgodoyi buthule man
@sanelegazu8718
@sanelegazu8718 8 ай бұрын
I think mina Baba Msweli kuncono ukuthi umuveze lomuntu owenze lodoti sizibonele ukuthi umuntu ohlangana naye umenzani🤬
@nomagugumjoli2148
@nomagugumjoli2148 9 ай бұрын
Ama social workersawayithathi ngani ingane, this will destroy the child for rest of his life. They want him to kill himself.
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 10 ай бұрын
Angeke beyeke ukubulawa abantu uma uhulumeni esiqhatha nezigebengu lesosimunguli sibulaleni kuqala before ebulala ingane.
@nkazimulomagubane4333
@nkazimulomagubane4333 10 ай бұрын
Bengicela location yalensizwa ngithi ukuxoxa naye iwombe ezimbalwa😢
@gladys-ct3dz
@gladys-ct3dz 10 ай бұрын
Haibo ugangile lomfana ukuthi ukhubazekile akusho lutho loko umthetho awuthathe indawo yawo akaboshwe bo!!!!!...
@SindisiweMdlalose-k8q
@SindisiweMdlalose-k8q 10 ай бұрын
😭😭😭😭😭yingakho amaphoyisa ngingasawafuni akwwnzile nakith lokhu😭😭😭😭💔💔💔💔
@tinangubane9349
@tinangubane9349 10 ай бұрын
Na gcina nenze njani?
@SpheleleMthembu-e1x
@SpheleleMthembu-e1x 10 ай бұрын
Akubulawe lesismungulu ngaphambi kokuba sona sinqume leyongane or iduke lengane cz awazi kungani ikhonjiswa amandiya
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on 2 ай бұрын
Ayikho lento yokuthi kungakhulunwa namagama lesesekantolo yenzani leyonto
@thembindlela9678
@thembindlela9678 10 ай бұрын
La e South Africa we are not safe; iphoyiya yi rapist, imantshi yi rapist, mshushisi yi rapist, women and children, we stand no chance, even politicians are rapists, we women are less equal than perpetrators and politicians, and when we plot revenge, the law suddenly wakes up from its snooze,
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s Ай бұрын
Kuningi kuningi izibhedlela kuningi
@andrewjosephs2792
@andrewjosephs2792 10 ай бұрын
Lo msolwa owahlukumeza umtwana akakhubazekile akakhulumi kuphela,kwakufanele agcinwe e secure care kulindwe axe ahlanganise iminyaka iminyaka yokuboshwa.
@nkazimulomagubane4333
@nkazimulomagubane4333 10 ай бұрын
Bengicela location yalensizwa ngithi ukuxoxa naye iwombe ezimbalwa😢
@siyabongamncube9422
@siyabongamncube9422 10 ай бұрын
Ei iyasinda lendaba
Paranoia Interview
15:56
Sarah Dawes Films
Рет қаралды 673
АЗАРТНИК 4 |СЕЗОН 2 Серия
31:45
Inter Production
Рет қаралды 1,1 МЛН
Running With Bigger And Bigger Lunchlys
00:18
MrBeast
Рет қаралды 98 МЛН
Win This Dodgeball Game or DIE…
00:36
Alan Chikin Chow
Рет қаралды 34 МЛН
WORLD BEST MAGIC SECRETS
00:50
MasomkaMagic
Рет қаралды 52 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Amawel’Ephepheni
52:06
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 23 М.
Bota rangu raikamburwa na bhururu wangu ndakawabatira ma Rusape #Mambo Mutasa #Karanganda TV
17:34
Ayanda Msweli echaza nge Divorce yakhe Kanye nobunzima ngoMsebenzi wakhe
52:06
Abantu KwaMhlabuyalingana Badume Ngani? Bazisholo Bona!
25:52
MazwaMnandi
Рет қаралды 8 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amanz’Agcwel’Indlu
38:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 49 М.
IZINKABI VS POLICE OFFICERS
44:42
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 432 М.
Ayanda Msweli Foundation | Nongoma! Nongoma! Nongoma Futhi!
36:37
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 115 М.
АЗАРТНИК 4 |СЕЗОН 2 Серия
31:45
Inter Production
Рет қаралды 1,1 МЛН