Ayanda Msweli Foundation | Ngingumtshingo Ubethwa Ngubani

  Рет қаралды 86,567

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Күн бұрын

Пікірлер: 298
@ntshizasmax3827
@ntshizasmax3827 Жыл бұрын
Siyabonga baba uMsweli...kulestory ngisacela ukufaka ebhakedeni. Uma ungasipha nje imininingwane yeBank account yakho baba. Ngiyabonga❤
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 Жыл бұрын
Baba Msweli Kade ngifisa ukuthi uvele ngakithi, sengathi angazizakala ubhuti, mina ngise Limpopo groblerdal empheleng, auwu kwabungu😢😢😢, good luck bhutiza
@luckyshongwe7380
@luckyshongwe7380 Жыл бұрын
Baba Msweli uNkunkulu akulonde phakama uphakamele isizwe muhle umsebezi wakho, maye umamncane nobaba ngiyseba ulaka lukaNkulunkulu lukubo, thanks to the friend who support him.
@tandybrockett1308
@tandybrockett1308 Жыл бұрын
Umuntu ohlekayo akasile. Ayihlekwa into enje ibuhlungu hhawu nkosi siza umntwana wakho
@Batazangaye
@Batazangaye Жыл бұрын
H Mfana wangakithi😭💔kodwa ukphila sekukhona Bhuti wam🤞 ay Babu Msweli uNkulunkulu uzokwethwesa wakho uMqhele🤞🫅qhubeka njalo usisize isizwe ubhekile njalo uSomandla🙏
@thembekamankwali346
@thembekamankwali346 Жыл бұрын
Prof Godo ngathi engasiza 😢 futhi ei abantu basifaka izinto esingaz sobhekaph uma sifuna uncedo kwaze kwabhlungu
@MumsyZondi
@MumsyZondi Күн бұрын
Mmmm Jehova ngabe ngempela uhleka kanjani ma omunye umuntu enenkinga ebuhlunhu kangaka sengathi ungaluthola usizo syabonga babu Msweli uNkulunkulu akubusise ngakho konke 🙏❤
@UncleSipheEC
@UncleSipheEC Жыл бұрын
Ndifaka imali kwi bucket ngobukele ADs I don't skip ....
@richardkhoza2878
@richardkhoza2878 Жыл бұрын
Digital uncle
@victoriabena
@victoriabena Жыл бұрын
Morning baba bengicela ukusiza umfana ngihlala eMamilodi ext 18 RDP ngokumelapha
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
0725188602 ngithinte
@AndileMM608
@AndileMM608 Жыл бұрын
👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾
@mandlaskhosana3932
@mandlaskhosana3932 Жыл бұрын
Siyabonga babu msweli ngoku siza leyo ntsizwa uyo cedakala sikhona e Pitori Kuna Bantu a ba bingi a ba siza abantu please keep us updated ukuthi uyasizakala yini naa ngoba ba khona ngase marble hall and Dennilton futhi ba bili iingwenya ezingamsiza please keep us posted unga Khohlwa I bhakede lezwe lonke
@xolanijozi8375
@xolanijozi8375 Жыл бұрын
Thokoza Khehla 👏👏👏. Nkulu nkulu akwandisele
@LisaLadiesfirst-qt2pj
@LisaLadiesfirst-qt2pj Жыл бұрын
Thank you so much Sesi God will bless you more and give you more power to heal
@francisngcamu4486
@francisngcamu4486 Жыл бұрын
Kanti emhlabeni kunjani uma silahlwa abazali bethu....sizokhala kubani nginethemba babu sweli ujehova uzophendula imithandazo...umsebenzi wakho baba muhle uyencomeka inkosi ikubusise njalo.siyabonga ubafo ngine themba uzosizakala.
@mtongazidlamini3731
@mtongazidlamini3731 Жыл бұрын
Kwanzima kumfwethu babu Msweli mhlambe u Professor Godo engamusiza umfwethu
@zomusagumede9283
@zomusagumede9283 Жыл бұрын
What a young intelligence soul, engathi engasizakala bakithi Nkulunkulu esimuthembayo kulesisimo, yooo kwabuhlungu 😢
@ongeziweongeziwe3935
@ongeziweongeziwe3935 Жыл бұрын
Unkulunkulu akubusise bab'uMsweli ,ngikhulekela ukuthi umfana aluthole usizo
@kingAce3112
@kingAce3112 Жыл бұрын
It sounds like isicitho to me
@animalslife9714
@animalslife9714 Жыл бұрын
Sibonge kuMngani wakhe omnakekelayo, UNKULUNKULU akubusise Mfwethu( Mhlawumbe ukube awumsizi ngabe sewazibulala UBafoza( kodwa wena ube isizathu sokuthi aphile namanje ( ukudla nendawo yokuhlala)!!!, Babu Msweli uliqhawe lethu nalolonke iqembu lakho!! Siyabonga🙏🙏
@freedommyeza2601
@freedommyeza2601 Жыл бұрын
Le nkabi istrong izosinda futhi njengoba isakwazi ukukhuluma isikuxoshile ukufa lesimo sayo nesaleyansizwa enye le ebusuku eyayilala neslwane ngiyazikahle mina nganginuka impongo kubuye kube amanzi amadala abolile kodwa namuhla ngiyaphila inkinga ukuhlukumezeka odlula kukho kunzimakakhulu akubekezeleki kukulimaza umqondo akupheli ubuthakathi bukhona noma bengathi abantu basindisiwe bengayisizi inganezabo kodwa bukhona ubuthakathi
@nqobilethwala7241
@nqobilethwala7241 Жыл бұрын
Wasizwa yini
@freedommyeza2601
@freedommyeza2601 Жыл бұрын
@@nqobilethwala7241 angeke nje ngisho ukuthi iyiphi inyanga eyangisiza ngoba ngasengimoshe imali eningi kuthiwe khona olapha osizayo ngihijimelekhona iphelile imali yilento and I support ekhaya awuyitholi bayakujikela bonke
@mza472
@mza472 Жыл бұрын
Uthakathwe umfazi omusha kababakho.
@sibongisenihadebe787
@sibongisenihadebe787 Жыл бұрын
Siza baba Godo Siza khehla🙏🙏🙏
@simpleforex1299
@simpleforex1299 Жыл бұрын
So many traditional healers in RSA but they won't help for free, proffer godo has led by example, let others take over
@simpleforex1299
@simpleforex1299 Жыл бұрын
So many traditional healers in RSA but they won't help for free, proffer godo has led by example, let others take over
@bendalomediaproductions
@bendalomediaproductions Жыл бұрын
This is so sad 😢 self confidence is important bafwethu 💔😭 umfwethu bamubulele ephila sicela nimsize zinyanga zakwethu🙏🏾
@estherntuli4003
@estherntuli4003 Жыл бұрын
Wamuhle ngethawula owaliohiwa insizwa yodumo u Ngizwe Mchunu Watching in England
@mjiyakhosamukelisiwe7623
@mjiyakhosamukelisiwe7623 8 ай бұрын
Babu Msweli may God bless you abundantly
@AsandaMthethwa-r9s
@AsandaMthethwa-r9s Жыл бұрын
Ngoba uzama kuzibulala uhluleka kusho khona ukuthi umdali khona izinto ezinhle abekele zona bekezela Mfanafuthi uze uthole usizo
@mahlejogee9710
@mahlejogee9710 Жыл бұрын
Ngaze ngakhala nkosiyami, angazi nokuthi ngithini ngengane yomzali. Unkulunkulu angenelele athinte umuntu onosizo. Qina bhuti omncane sekuzokhanya.
@sqrd3536
@sqrd3536 Жыл бұрын
Yischitho lesi esenzwa ngumona. Khuleka iNkosi yezulu iyaphila.
@senzelongema4022
@senzelongema4022 Жыл бұрын
Ave behlupha abanye abazali ngokungakwazi ukulalela uma izingane zikhuluma
@allexathokozile
@allexathokozile Жыл бұрын
Ei kunzima bakwe2 kodwa akukho okungandluli, bab'Msweli uythemba leSouth Africa mfwe2 nkulunkul akuphe isbindi namandla nokphila ubuhlakani ukuze usize izwelakhe, ingathi angathola ugodolwamankankane lomfana xem😢
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu , azivele izinyanga oKhehlelezi nabo King Bhaka ingani manje angithi niyawazi umuthi.Wina boy boy uzoba right 🤞.
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 Жыл бұрын
Musa ukubala Ana clown ka social media. Prof Godo nguye inkunzi
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 Жыл бұрын
Okey dear
@fikilendlovu2750
@fikilendlovu2750 Жыл бұрын
Iheee abantu bahlekisa kanjn ngesimo esinje 😢nkosyam uyasthanda neskole please South African usizo bandla
@selulekolethumtshali2150
@selulekolethumtshali2150 Жыл бұрын
ayi uzosinda ngqwele yakith usizi akulona olwakho wedwa✌
@phumie2byn907
@phumie2byn907 Жыл бұрын
Ithemba liyamsindisa umuntu ,nawe mfwethu uzosizakala🙌, God is above all.
@nqobilethwala7241
@nqobilethwala7241 Жыл бұрын
Kubukeka umndeni unesandla kulesichitho😭😭😭🤞🤞🤞🤞
@clkubheka4006
@clkubheka4006 Жыл бұрын
Eyi Baba Msweli laze labhlungu udaba lwalomlisa. Nginaye umzlwne wesfazne eskhonz naye , naye unalenkinga yento esesiswini, yena uvese awe. Uma lento isikhuphuka. Uhlala elimala, sewaphuma namazinyo. Eyi ngyafisa asizakale. Baba Msweli iNkosi ikubusise ngalomsebenzi ongaka owenzela uMphakathi. 🙏🙏 Ngyafisa asizakale lowondodana. UJehova akangenelele, bavele abazomsiza. Amen 🙏🙏
@mbuyisenimkhwanazi8288
@mbuyisenimkhwanazi8288 Жыл бұрын
Nongalo inhliziyo yami ithi utadinga nokuhlolwa ingqondo ngoba kungenzeka ukuthi isimo abhekene baso sesize say saythinta nengqondo kancane, umuntu uma ethwele nzima iyaphazamiseka nengqondo
@nqobilethwala7241
@nqobilethwala7241 Жыл бұрын
Yeah uqinisile impela
@SammyButhelezi
@SammyButhelezi Жыл бұрын
Vela msamariya olungileyo, kwaze kwabuhlungu😢
@brianbhengu1754
@brianbhengu1754 Жыл бұрын
Uzophila umfana futhi uzosinqoba lesimo. Into yasekhaya, umoya omubi. Kodwa ngathi angasizwa umuntu okwazi ukukhuleka kuze kungabuyi.
@BazathiniJwara-t7s
@BazathiniJwara-t7s Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu ngalomfana kodwa sefikile babu msweli uzolufumana usizo mfana
@zukiezukiswa5487
@zukiezukiswa5487 Жыл бұрын
😭😭😭😭😭lobhuti lona ustrong kakhulu inkosi isazombusisa into asazoyphakama bazobe sebethi uthwele. UThixo nomama wakho bhuti mabame nawe udlule kulemeko😭😭😭🙏🙏🕯️
@thulisilenkwanyana2832
@thulisilenkwanyana2832 Жыл бұрын
Counseling nayo koda yayidinga sheim ubhuti coz kuningi asedlule kukho😢
@bongiwendlovu4009
@bongiwendlovu4009 Жыл бұрын
Ngwenya emva kwawo wonke lomsebenzi omuhle owenzayo kumele uthole i counselling nawe ai ngeke physiologist
@nontobekophawulothando8380
@nontobekophawulothando8380 11 ай бұрын
Uqinisile izinto akazizwayo usuku nosuku
@mzwandiledulela7878
@mzwandiledulela7878 Жыл бұрын
Lwaze labuhlungu udaba lomfowethu nkosi yami,abasize abanalo nkosi,ngithanda ukubonga lenkabi emsizayo nge rent
@KhanyoVundisa
@KhanyoVundisa 6 күн бұрын
Ei nkoc yam kulomhlaba esiphila kuyo ngenelela simakade sezulu wathi wena uzazi intlupheko nensizi zethu🙏🙏
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 Жыл бұрын
Ugod' olulal' amankankane ngiyalwethemba kulokhu
@GloriaMbele-d5m
@GloriaMbele-d5m 8 ай бұрын
Ungalahli ithemba mzukulu kagogo konke kuzolunga hlala ethembeni konke kuzolunga umoyawami wazewanuhlungu umuntu nje onomona ubonile ukuthi uhlakaniphile mzukulu kagogo kuzolunga ❤
@SanehNdzimande
@SanehNdzimande Жыл бұрын
Konke kuzodlula bhuti asikho isimo esingadluli noma sinzima kanjan uThixo ukhona,siyabonga bab'uMsweli ubukho bakho.
@zandilezah3404
@zandilezah3404 Жыл бұрын
Lwabuhlungu kakhulu udaba 😭💔💔 banezibindi ungahleka kanjani into enje Jesu 😭😭😭💔💔💔💔💔
@zandilebhengu7603
@zandilebhengu7603 Жыл бұрын
Yabuhlungu indaba, siyathemba kuzodlula naloku. Angazi ngingenze njani ukuthi ngiphose okuncane ngenyanga agcwalise kuloku akunikwa umngani
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
0725188602 ngithinte
@samukelomadide797
@samukelomadide797 Жыл бұрын
God bless you sis😭😭😭😭❤️❤️❤️❤️❤️❤️.
@bongimvelase7194
@bongimvelase7194 11 ай бұрын
Kwaze kwanzima ngabantwana bethu nkosi Jehova ngenelela kulesisimo umsize umntwana siyabonga kumngani ome naye kunzima inkosi ize imandisele kukho konke
@MshaziLokhokho
@MshaziLokhokho Жыл бұрын
Lensizwa awuke uyihlelele ukuthi iye EBuhleni bhut'omdala Msweli kuningi angasizakala ngakho👏 ngethemba
@lungilemlangeni2607
@lungilemlangeni2607 Жыл бұрын
Ngivumelana nawe bhutiuNyazi uNkulunkulu onqoba konke
@sindisiwenxumalo6388
@sindisiwenxumalo6388 5 ай бұрын
Nami ngivumelana nawe uNyazi luyanqoba
@ongezaaphile158
@ongezaaphile158 Жыл бұрын
Umzala wami waxoshwa ngisho emsebenzini ngenxa yephunga. Akasizakalanga ezinyangeni. Wazwe wasizakala ka Shembe . Ekuphakameni bhuti.
@Ntombifikile-ke5ef
@Ntombifikile-ke5ef 5 ай бұрын
DOnakl kakhulu ophezulu udali z0sza baba
@ZaneleMadi-ll4ku
@ZaneleMadi-ll4ku Ай бұрын
Hi babu Msweli izizwe zonke ziyakukhothamela zikunika u dumo uphakeme baba siswele imilomo eyizinkulungwane sibonga asiphezi awukhethe bala lomuntu awukhethe ngisho mvelaphi yomuntu AFRICA MY HOME khona manjallooo noma ngabe izindlu zodaka kodwa kusekhaya isandla sendlula ingalo babu MSWELI Thokoza
@londyreginah9195
@londyreginah9195 Жыл бұрын
Yoh bafo kwanzima,ngifisa uye eBhleni uyonikela bafo ngeshumi lesheleni uJehova uzokusiza
@gracesimelane3567
@gracesimelane3567 Жыл бұрын
Benginjalo Msweli elami bengizwa ngathi umzimba wonke ,ngoba bekunuka lonke iclass kuvulwe amawindi ngikhonjwe ,uqinisile nami kanjalo nje mangikhula ,kidwa mangisekhaya lutho umnuko kodwa mangingena eclassini haaaaa zibuye
@siyaxaba4699
@siyaxaba4699 Жыл бұрын
Wasizakala kanja inhle impela icomment yakho kodwa yathin solution 🙏🙏🙏
@thuli507
@thuli507 Жыл бұрын
Vela msamariya olyngileyo, isizani bakwethu 😢
@preciousbuthelezi6496
@preciousbuthelezi6496 Жыл бұрын
BabuMsweli ngicela namba yakhe ngaze ngabuhlungu emoyeni
@SiphilangezwiKhanyile-fx3lr
@SiphilangezwiKhanyile-fx3lr Жыл бұрын
Nongalo kubuhlungu kuyankenketha ngalomnewethu ibuhlungu into eyenziwa abathakathi ezimpilweni zethu singenze lutho kubona syacela lento idinga abelaphi bendabuku abavele basise umfowethu ngibuhlungu kakhulu enhliziyweni yami😭😭😭😭
@simphiwentombela5730
@simphiwentombela5730 12 күн бұрын
We pray for you baba msweli may the Lord keep protect you akwandisele this is umaebenzi kaNkulunkulu qhubeka baba lekelela umzansi Afrika we need people like you
@PhilileMadlala
@PhilileMadlala 10 ай бұрын
Engathi angalithola usizo asizakale Jehovah oyingcwele🙏🙏
@NtombifuthiLanga-oc7el
@NtombifuthiLanga-oc7el Жыл бұрын
Baba uMsweli umfana a googlishe iThe revelation spiritual home lapho akhona uzoluthola usizo free ,makaphuthume Thursday afike ngo12 khona ikhona all over uzosizakala
@klaramavuso3828
@klaramavuso3828 Жыл бұрын
Babu Msweli ngiyazi Uma ethole wena uzosizakala umfana UJEHOVA asigcinele wena Ngwenya omkhulu❤❤❤
@abxgalela5275
@abxgalela5275 Жыл бұрын
Aish yaze yabhlungu lento, sethembe ikhona inyanga engasiza umfwethu 😭
@nomthandazomalunga1742
@nomthandazomalunga1742 Жыл бұрын
Bab'Msweli Siyabonga ngomsebenzi wakho omuhle,Sengathi abalaphi nabaprofeti nabathandazi bangamsiza ubuti ngiyamncelela bakithi👏
@nomfundomafuleka8894
@nomfundomafuleka8894 Ай бұрын
Sngathi ungasizakala bakithi mf2 kubhlungu kunzima angaz kulaba abahlekayo ukthi yin ehlekisayo
@lelobamatenge4846
@lelobamatenge4846 Жыл бұрын
💔💔💔💔💔💔💔🤦🤦🤦🤦😭😭😭😭🤦🤦🤦🤦🤦🤦😭😭😭😭😭😭😭 ukuphi koda Mdali wakho konke usifukathela uthini kulomhlaba onje, ngenelela Sonini nanini🙏🙏🙏🙏🙏🤦
@ThembekaTT-q6v
@ThembekaTT-q6v Жыл бұрын
Ngizokukhulekisa bhut wam sonke sikulezo nking zikhomba ekhaya kuzolunga qina bhut wam ❤❤❤ungavum ngempilo yakho
@betusilesomdakakazi8170
@betusilesomdakakazi8170 Жыл бұрын
Ndicela nijonge u Gogo Busisiwe Bam eNu 9e Mdantsane you will never go wrong good luck bhutiza😢
@nomandlambangiso6420
@nomandlambangiso6420 Жыл бұрын
Bantu beNkosi ithi indaba,Xa ize nobaba uMsweli,ngulowo onganikela ngoncedo,for free Kuba umfana akananto,ayingomfana ozoya kooGogo,kuba bazomfuna imali
@xolaninombika7410
@xolaninombika7410 Жыл бұрын
Muhle umsebenzi owenzayo baba Msweli Amen ,nkulunkulu abusise bonke abaphakamise isandla ekusizeni le nsizwa
@buyisilemajozi2194
@buyisilemajozi2194 Жыл бұрын
Molweni Bab Msweli . Ngicela uNdodana umhambise ku Bab u Zwilezwe Radebe wase The Revelation Spiritual Home uzosizakala
@thokomhlongo1288
@thokomhlongo1288 Жыл бұрын
Awu babu Msweli ave inhliziyo yami ibuhlungu. I cried alone uma ngimamele loludaba lalomntwana. The boy is willing to upgrade himself educationally in order to get a better future. I pray to God so that this our son can get usizo. I'm sure my son people of SA are going to help you. Uma usubize ubabu Msweli so kulungile konke. God bless you Msweli and our son.
@michellendlovu7431
@michellendlovu7431 Жыл бұрын
😢😢😢kubuhlungu
@contancehlatshwayo4146
@contancehlatshwayo4146 Жыл бұрын
Siyabonga babu Msweli ukuba ngumabizwa asabele kwangathi u Nkulunkulu angamveza umuntu ozoba wusizo wazewahlupheka mfanawami kodwa inkosi ayehluleki kuzolunga
@zwelenkosiagripazulu5604
@zwelenkosiagripazulu5604 Жыл бұрын
God is great I wish those who working under harbs they will assist you
@RosemaryMlambo-el2pv
@RosemaryMlambo-el2pv 21 күн бұрын
😢​@@contancehlatshwayo4146
@prettymthembu5399
@prettymthembu5399 Жыл бұрын
Ha yaze yabuhlungu lento ngiyayazi. Mina nganginuka umzimba wonke. U student nurse engangi trainer naye wayengihleba ethi nginuka ngine Aids nginuka njengegundwane, ngizofa ngo 2006. Sasi trainer naye. Heyi linzima iphunga. Abangane bami babengalizwa. Ngangifisa nokuzibula, ngifisa nokuyeka Umsebenzi. Yangiphatha iminyaka eminingi lenkinga ngizenyeza. Kwaphela imali ngizama izinyanga Izangoma, abathandazi. Kwangathi Ngenza worse.
@phumelelakhawula2796
@phumelelakhawula2796 Жыл бұрын
kindly advise privately as to what helped you,, the guy needs assistance
@hloseningidi9853
@hloseningidi9853 Жыл бұрын
Wagcin usizwe yin cc yaz ngyafis ukwazi😢
@thabsileluthuli1444
@thabsileluthuli1444 Жыл бұрын
Kwaze kwanzima ezweni esphila kulo 😢 ngiba nomunyu mangilalela loludaba lwalomfwethu . Ngicela ongakwazi ukumsiza avele bakith
@mtowazomate807
@mtowazomate807 Жыл бұрын
Yeah kulukhuni but I think into okufanele ayibeke ama Sinuses akhe a bladile emakhaleni akhe. Ngodokotela abangaybona lenkinga, why ngisho njalo yingoba bengisebenza naye umuntu onjalo angeke ukwazi ngisho nokuhlala eduze kwakhe ngiyazi kahle. Kusemakhaleni ngeke vele ayizwe ngoba uphefumula yona lento, it’s only doctors who can sort this out. Thoby from United Kingdom . Hope he gets help.
@XoliswaButhelezi-e9l
@XoliswaButhelezi-e9l Жыл бұрын
Am so sorry my brother your story is heartbreaking sizani bakithi please ibuhlungu lento
@slergeant_beats
@slergeant_beats Жыл бұрын
Ngaba nenkinga efanayo ngsakhula 💔💔💔only to find out umama omdala owenza lento ngenxa yothando esasilithola kubaba 💔💔💔 ujehova kphela mfowam ongaksiza🙏🙏🙏 ey lendaba ivusa amanxeba ngikhumbula kahle nabantu engangisondelene nabo babesebengiteketisa ngegama
@LisaLadiesfirst-qt2pj
@LisaLadiesfirst-qt2pj Жыл бұрын
Wasizakala njani?
@sihlenkwanyana4516
@sihlenkwanyana4516 Жыл бұрын
Nakhu ngicishe. Ngikhala ngase kungcineni
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Жыл бұрын
Ngwenya uyasebenza baba wethu
@andilendlovu6603
@andilendlovu6603 Жыл бұрын
MfokaMsweli muhle umsebenzi.
@PhilileMadlala
@PhilileMadlala 10 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu💔😭 engathi uthixo engamandisela umngani wakho akuthwale njalo inkosi imbusise.
@MCHUNU573
@MCHUNU573 Жыл бұрын
Ngyakuhlonipha Babu Mseli - Uqhubeke njalo nomsebenzi wakho nonkulunkulu waseku Phakameni akuphe amandla. Qhubeka njalo Ngwenya
@BhekiDube-g2z
@BhekiDube-g2z Жыл бұрын
God bless you babaMsweli
@badanile1781
@badanile1781 Жыл бұрын
Abayokhupha lana kwafakwa isikipa..isichitho
@zahMkhize
@zahMkhize Жыл бұрын
Baba Msweli sbonge musa wakh nomsebenzi wakh,ngavel ngashaywa uval dlela esibhlungu ngaso sestory bhuti omncan umlahla njn muntu wakin ehlupheke kanjen,uthanda iskole enjalo,ongakwaz kumsiza pls nansi ngan yomfaz ixakekil
@SammyButhelezi
@SammyButhelezi Жыл бұрын
Engathi engasizakala umfowethu ey kunzima emhlabeni, Bab uMsweli uNkulunkulu akubusise
@LisaLadiesfirst-qt2pj
@LisaLadiesfirst-qt2pj Жыл бұрын
And uzoba right vele. I'm so Happy usenethemba
@nomfundofundi529
@nomfundofundi529 Жыл бұрын
Ngfisa ukuxhumana naye lomfana
@sabelosithole8335
@sabelosithole8335 Жыл бұрын
Ngimuzwa ngisho ekhuluma lomfwethh ukuthi lento imgqilazile emqondweni. UNkulunkulu abenaye.
@gracesimelane3567
@gracesimelane3567 Жыл бұрын
Ngiqhubebe ,nendaba hheyi abanye bethi yiqaqa, abanye bethi umsanka kwakukubi,kwakunzima
@siviwembatane3600
@siviwembatane3600 Жыл бұрын
Proff Msweli take this young man to Proff Godo please....
@ndumisosicoto4512
@ndumisosicoto4512 Жыл бұрын
Unkulunkulu akugcine baba uMsweli mkhulu umsebenzi wakho
@sandilemkhize9944
@sandilemkhize9944 Жыл бұрын
I Ithemba my brother umuntu limubeka kude ungalilahli 😭😭😭😭baba umsweli umsebenzi wekho owenza kuthina bantu bamagumba amane omhlaba amazwi okubonga lokhu okwenzayo mangcane kodwa umdali😭🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏 abantu abanjengawe sithandezela ukuthi kwande amalanga wabo okuphila 🙏
@sindymbau5255
@sindymbau5255 Жыл бұрын
This is do painful I feel this guy's pain
@zodwasibutha1855
@zodwasibutha1855 Жыл бұрын
Awu Babu Msweli msize umfana ,,No JEHOVA uyabona
@BathabileButhelezi
@BathabileButhelezi 9 ай бұрын
Babu Msweli muyalele Apostole B Ndlovu no39 School Street Jhb ayothenga ama products azomsiza kuzophela konke Loko nalelophunga
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 Жыл бұрын
Waze wabhekana no sizi ubhuti emncane ! This too shall pass syabonga baba uMsweli
@mthobisingidi2007
@mthobisingidi2007 Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu yaz kwiyimanj inyembez ziyaphumel ngobuhlung engibuzwayo..bafo ngithand into eyodwa kuwena ithemba awulahlile
@sbonelo614
@sbonelo614 Жыл бұрын
Kwaze kwanzima eshii umft emuncane kanjen 😢😢
@preciousbuthelezi6496
@preciousbuthelezi6496 Жыл бұрын
Uma ubhuti engakalutholi usizo ngicela afune isonto lika Babu Hadebe egoli lise Hillbrow
@SizahSinethemba
@SizahSinethemba Жыл бұрын
Yoh angikaze ngezwa ubuhlungu obunjena nkosi yami
@siphosakheprincemaluleka8153
@siphosakheprincemaluleka8153 Жыл бұрын
Mh kwaze kwanzima 😮sengathi unkulunkulu angakhumbul
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 7 ай бұрын
Umuntu oloyayo ngimbona ublima cz naye uyadleka ephaketheni jst 2 c omunye umuntu suffering. Akuzonde umuntu lapho awunalutho,uyazizamela. Ngyam dinga nam uProf Godo angisize kwischitho my skin is damaged sengizame konke n ngikhathele.
@SimamkelePikelela
@SimamkelePikelela Жыл бұрын
UThixo uzokunceda bhuti, nabantu bazokwenz' amacebo ngamacebo ude ulungelwe. Ungalahl" ithemba. Sihleli naw' emithandazweni.
Ayanda Msweli Foundation | Libhubha Nommeli
32:57
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 60 М.
Will A Guitar Boat Hold My Weight?
00:20
MrBeast
Рет қаралды 262 МЛН
LIFEHACK😳 Rate our backpacks 1-10 😜🔥🎒
00:13
Diana Belitskay
Рет қаралды 3,9 МЛН
Which One Is The Best - From Small To Giant #katebrush #shorts
00:17
Sihlezi noMlimi wakwaJobe, kwaMhlabuyalingana, uDan Mbatha...
54:48
Ayanda Msweli Foundation | Ukuntula Kungenhla
15:50
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 58 М.
UMGWAZELWA EP 03
30:19
SBANESIHLE MEDIA
Рет қаралды 43 М.
UKHOZI FM| UHAMBO NONKULUNKULU WITH SOPHIE NDABA | EMOTIONAL TESTIMONY
48:43
Ayanda Msweli | Izinyembezi Zendonda | Community Development
29:30
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 194 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ulibofuzo Lusihlanganyela Nokuhlupheka
21:11
Ayanda Msweli Foundation | Usukuphindile uNongoma Odume Ngakho
52:33
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 73 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amawel’Ephepheni
52:06
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 49 М.