Ayanda Msweli Foundation | KwaMaphumulo Inzukazikeyi

  Рет қаралды 39,501

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

10 ай бұрын

Пікірлер: 81
@mandisimelaneschaal9823
@mandisimelaneschaal9823 9 ай бұрын
Kaze lenyanga yona iphi
@matshidisolamaphonya
@matshidisolamaphonya 9 ай бұрын
Thanx so much bab msweli, sgodwen police, dups manzini everyone who contributed for this family God will reward you
@vincentmkhize6219
@vincentmkhize6219 9 ай бұрын
Akobe niyezwa njalo nina maphoyisa akwaMaphumulo angasebenzi ngeholide. Ayanconywa awaseSwatini.
@mdumisenimthethwa4052
@mdumisenimthethwa4052 9 ай бұрын
unkulunkulu abusise bonke abafaka isandla ebhakedeni ekuthenini kusizakale abantu esouth africa,Mr Msweli siyabonga ngomsebenzi omkhulu owenzayo uthixo nezinyanya zakwaMsweli ziqhubeke zikunike amandla noma ungabongwanga ngokwanele emhlabeni kodwa emazulwini uyobongwa ngokwedlulele,unkulunkulu akugcine ngomsebenzi owenzayo noma ungekho lula ohlula abathile abaphathi bezwe izahluleki ezibheka izisu zazo konke kuyokwahlulela ngale kwethuna
@nozizwerugongo5263
@nozizwerugongo5263 9 ай бұрын
Thank u Gatsheni for representing us swazis in a good way
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 9 ай бұрын
Kodwa akhona amaqola ezinyanga bakithi eSwazini futhi uma ungabaz ungaze wethembe ukuthi benza zona kanti hhaaa
@user-xo8wr8cj8i
@user-xo8wr8cj8i 9 ай бұрын
Unkulunkulu akubusise Msweli maphoyisa ase Swatini uNkulunkulu anandisele sibonge Dubs ukwazisa nizinikele ngomsebenzi wenu .MaAfrica amahle enikwenzile siyabonga kabuhlungu kakhulu okuvelele lomndeni
@zinhlengidi4427
@zinhlengidi4427 3 ай бұрын
Syabonga babuMsweli imisebenzi yakho mihle kakhulu e Africa uThixo akubusise kufezeke zonke izifiso zakho ozifisela zona, we are nothing without u baba🙏
@thembekandingi1381
@thembekandingi1381 9 ай бұрын
Baba Msweli sikufisela ukukhula usebenzele I South africa
@samkelisiwenkosi7120
@samkelisiwenkosi7120 9 ай бұрын
GOD BLESS everyone who stretched their hands and contributed
@allyhlophe246
@allyhlophe246 9 ай бұрын
Abakwa Sthole uNkulunkulu ababophe ngabhande linye 🙏🙏💔 Kubuhlung khona
@khanyampontshane1807
@khanyampontshane1807 9 ай бұрын
🙏🙏itandla tedlula likhandza babe Msweli
@zamasomimsomi-dunga554
@zamasomimsomi-dunga554 9 ай бұрын
Idlozi lalomuzi ngiyalivuma,uThuba ube idlozi esaphila wakwazi ukuthi gogo ngiya eSwazini😢😢😢😢ngabe uduke kwaphela kanjalo.Luthuli nenyanga benithi niyothwala ngengane ngoba nithi ipara kuyeza nakwezenu izingane😢😢
@buhlemhlongo7481
@buhlemhlongo7481 9 ай бұрын
Yebo nami ngishonjalo mntanenkosi
@yolisamfobo7055
@yolisamfobo7055 9 ай бұрын
Zibusisekile izandla eziphayo/ezisizanayo...kwande lapho kuvela khona. Masiqhubeke sigezana izandla singumphakathi/isizwe/izizwe...phambili ngobuntu🙌🙌🙌
@bonganiemmanuel303
@bonganiemmanuel303 9 ай бұрын
BABA NONGALO UMDALI AKUGCINE KANYE NESIZUKULWANE SAKHO❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@mbalenhlembalee
@mbalenhlembalee 9 ай бұрын
Babu Msweli uthunyelwe emazulwini inkosi nyazilwezulu lube nawe njalo😢😢
@user-rg3jp7kk4b
@user-rg3jp7kk4b 9 ай бұрын
INZUKAZIKEYI-SIYAJABULA KAKHULU UKUTHI UTHOLA USESEKHAYA FROM SWAZINI.AKALALE APHUMULE NGOXOLO.UTHEMBEKILE UNKULUNKULU EZINTWENI ZONKE,ASIMNIKEZE UDUMO.UPHIWE INTO YAKHO,DETECTIVE AYANDA MSWELI.NEVER GIVE UP!!!
@Sihawu071Buthelezi
@Sihawu071Buthelezi 5 ай бұрын
Asibonge kubobonke abafake indla ebhakedeni,nam sengifisa ukuhlangana nalo
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 9 ай бұрын
INkosi mayibenani nonke🙌, isandla phezu kwesinye, khula Nongalo nabobonke obampisa ne nabo nani baseswatini, obab phoiyisa nonke 🙏 pickup
@sthembileshusha-df9rz
@sthembileshusha-df9rz 9 ай бұрын
UJehova eseZulwini ehlezi esihlalweni sobukhosi. Elithi bible ulonda u Israel akozeli futhi akalali. Bab Msweli uJehova uyakubona baba
@senzonxele860
@senzonxele860 9 ай бұрын
Nongalo,umsebenzi owenzayo kanye nethimba lakho.nedllula ngisho amanye ama Department kaHulumeni,iNkosi inibusise ❤❤
@nomangesimacie6006
@nomangesimacie6006 9 ай бұрын
Asbonge Babu Msweli uThixo akwenze kahle
@SiyabongaButhelezi-lf3xo
@SiyabongaButhelezi-lf3xo 9 ай бұрын
Swatini+kzn = one nation.
@user-se6hk1vx7d
@user-se6hk1vx7d 9 ай бұрын
Siyabonga ukuba uNkulunkulu asbusise ngawe baba uMsweli.Angeke ngalishiya elithi usuphenduke uHULUMENI walelizwe kazi kwayena akasebenzi kanjena baba ungapheli amandla
@user-ho3yx3op7m
@user-ho3yx3op7m 9 ай бұрын
2:06 uNkulunkulu wayekulethela lokhu lapha emhlabeni Msweli ukwenze ungapheli amandla usazosebenza sesethembe wena thank you❤
@zakhonakubheka4865
@zakhonakubheka4865 9 ай бұрын
Nkulunkulu akubusis babu Msweli🙏🙏🙏
@NobuhleXulu
@NobuhleXulu 9 ай бұрын
😮😢Inkosi ikubusise Nongalo ungapheli umoya
@user-zm7rt2ex1v
@user-zm7rt2ex1v 9 ай бұрын
Syambonga Maweli usizo lwakho osiza ngalo abantu aze asebenza kahle ke amaphoyisa ase Swaziland kunawa kithi asisawethembi
@gptactical6658
@gptactical6658 9 ай бұрын
Unkulunkulu akubusise baba Msweli kanye nama Africa onke who contributed ,ngyabonga kakhulu.
@gugumpanza3665
@gugumpanza3665 9 ай бұрын
Ewu siyabonga Msweli yoh 🙏
@user-we9sl2zr5e
@user-we9sl2zr5e 9 ай бұрын
Thank you Babu Msweli ngakokonke .Ngibonge Swaziland police nabe Dups funeral Jehova anibusise njalo nikwenze kubantu baka Sthole nikwenze nakwabanye
@mlungisimlambo3731
@mlungisimlambo3731 9 ай бұрын
God bless you baba msweli
@user-jh9vw4dj8f
@user-jh9vw4dj8f 9 ай бұрын
Sibuhlungu sonke nkosyam phephisani nonke nkosyam 😢😢 mndeni Dudu akwehlanga lungehlanga .
@lindacele3935
@lindacele3935 9 ай бұрын
Thanks to Mr Msweli and to the entire people who contributed.Thula's aunt is a brave ,strong and intelligent young lady😢😢😢
@user-yc8rn4yb1i
@user-yc8rn4yb1i 9 ай бұрын
Well done Sandile I trust you my mkaya ❤❤❤❤❤
@nokuthulacumbula1502
@nokuthulacumbula1502 9 ай бұрын
Baba Msweli uThixo akuthamsanqelise. You have been sent by God. I'm in Gauteng and would really like contribute kwelibhakede lakho. Ndenganikela njani bawo if ndingekho e KZN?🙏
@scelombhiya7517
@scelombhiya7517 9 ай бұрын
😭😭😭😭 syabonga baba umsweli
@Mambotha
@Mambotha 9 ай бұрын
Amen syabonga babe Msweli inkhosi ayikubusise ikugcine muhle umsebenzi owenzayo.KAZI AMADODA ATHUMBA LOMNTWANA ASABOSHIWE YINI NGOBA BONKHE LOBUHLUNGU BUDALWE NGAWO MAKAJEZE KUZOFUNDA NABANYE.
@contancehlatshwayo4146
@contancehlatshwayo4146 9 ай бұрын
Sibongekakhulu babuMsweli ne Dubs kanyenomphakathijikelele ngomsebenzi omkhulueniwenzile ningagcinikwaSithole nikwenzenakwabanye
@tinangubane9349
@tinangubane9349 9 ай бұрын
Syabonga Somandla nakubo bonke abantu abalule isandla bese sbonga kakhulu ku Baba uNongalo
@mabuthoshangase3467
@mabuthoshangase3467 9 ай бұрын
Well done Mr Msweli, nabobonke abasizile, Dups etc.
@Syamthembu5
@Syamthembu5 9 ай бұрын
BabuMsweli uyingwenya ngempela siyabonga baba umkhulu umsebenzi owenzayo eSouth Africa 🌍 inkosi ikubusise ungapheli amandla sibonge nabobonke abafake isandla ukulekelela🙌♥️😭😭😭🤝kukho konke
@phikisilengubane8457
@phikisilengubane8457 9 ай бұрын
Tanx babmsweli God bless you
@nonkululekogcabashe9488
@nonkululekogcabashe9488 9 ай бұрын
UJehova abasize abakwaSithole ngoba kunzima 😢
@khayablose6511
@khayablose6511 9 ай бұрын
Siyabonga Ngwenya kanye nabobonke abaphosile ebhakedeni uNyazilwezulu lubabusise
@muziwendodamthembu4476
@muziwendodamthembu4476 9 ай бұрын
Syabonga ma Africa ngwenya
@user-wv2ti7ye1j
@user-wv2ti7ye1j 9 ай бұрын
Awu nkosi wami siyabonga kakhulu kwade bantu bakwethu
@prettymthembu-gb8sp
@prettymthembu-gb8sp 9 ай бұрын
Baba uMsweli siyabonga ujehova akwandisele insuku zakho zokuphil
@gladyshlambisa1816
@gladyshlambisa1816 9 ай бұрын
Ngwenya syabonga
@user-so1wi2ez2y
@user-so1wi2ez2y 9 ай бұрын
eyyy Nongalo bayashoda abantu abafana nawe kwande baba unkulunkul akukhusele njalo nje
@marthathemba7912
@marthathemba7912 9 ай бұрын
Father mseli a like your work am in kwandebele am hard so can you please help me where can i fond you baba
@user-uk3vw1nr1q
@user-uk3vw1nr1q 9 ай бұрын
Sbusisiwe eselulayo kunesamukelayo thanxs Bab Nongalo igalelo lakho
@cebekhulusinenhlanhla6731
@cebekhulusinenhlanhla6731 7 ай бұрын
Hawu siyabonga jesu
@pridecele6606
@pridecele6606 9 ай бұрын
🥺🥺💔💔💔 Syabonga nkosi
@njabulondlovu-db9gq
@njabulondlovu-db9gq 9 ай бұрын
Syabonga kwabase Swatini bezofika kwelakithi kwamaphumuli sbabaza unkulunkulu
@buhlemhlongo7481
@buhlemhlongo7481 9 ай бұрын
Ayi mntaka Nongalo siyambonga u mdali ngawe ngoba angaphandle kwakho asazi ukuthi u anti ubezolengeza bani asabelephi ubezoyithola kanjani lengane ngaphandle kwakho ayi u Nkulunkulu kaShembe ame nawe Msweli
@user-zq5mr6we7v
@user-zq5mr6we7v 9 ай бұрын
Sisyamubonga unkulunkulu ngokusilethela umuntu oana nawe uyiqhawe musweli
@animalslife9714
@animalslife9714 9 ай бұрын
Baba Msweli nawowonke umuntu ophosa ebhakedeni UNKULUNKULU anibusise, uphole nomndeni wakwaSithole.
@ntofontofo6819
@ntofontofo6819 9 ай бұрын
Kubo bonke abangenelelile siyabonga kwande uNkulunkulu abenani nonke niduduzeke mndeni wonke
@musabonginkosi2305
@musabonginkosi2305 9 ай бұрын
Nongalo nesizwe sonke🙏🙏
@siphosakheprincemaluleka8153
@siphosakheprincemaluleka8153 9 ай бұрын
Msweli unkulunkulu akubusise baba
@preciousngcobo9421
@preciousngcobo9421 9 ай бұрын
Syabonga kakhulu baba'Msweli nabakwa Dubs eSwatini, nabobonke ababe involved 😢
@user-ne7bn2em3o
@user-ne7bn2em3o 9 ай бұрын
Siyabonga kakhulu kutsi litsambo lika Sithole u Thula lisefihliwe endzaweni lengiyo.Sis Samu nomndeni wonkhe ngithi uNkulunkulu akaniphe emandla nakuleskhathi.Babe Msweli ,Dupps ,emaphoyisa aseSwatini nd everyone lofake sandla kuze lomsebenti uphumelele inkosi inibusise.Batsi budvodza abukhulelwa ,ngikubonile Samu uba nesibindzi kukokonkhe bokwenta.
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 9 ай бұрын
Impela ngiyasho zigebengu izinyanga zakaNgwane mhlawumbe ezazelapha ngeqiniso sezashona ay labafana abancane bayokukhuthuza bakuqede nya
@gladyshlambisa1816
@gladyshlambisa1816 9 ай бұрын
Inkosi inibusise nonke bantu benkosi nonke eningamele lomsebenzi
@mountainphakathi5462
@mountainphakathi5462 9 ай бұрын
🙏🙏🙏
@juniormavundla9597
@juniormavundla9597 9 ай бұрын
Eyi khona abantu abayovuzwa ekugcineni
@CLIEZUNGU-hq7px
@CLIEZUNGU-hq7px 9 ай бұрын
💔💔💔🌹🙏
@gijimanembhele5263
@gijimanembhele5263 9 ай бұрын
Baba uMsweli sibonga umsebenzi wakho, Ubuntu BAKHO iNkosi Inbe nawe Kazi ukube asibusiswanga ngawe ngabe kunjani
@nokubongaszikalala5883
@nokubongaszikalala5883 9 ай бұрын
uStrong sis wami 😭
@user-zm7rt2ex1v
@user-zm7rt2ex1v 9 ай бұрын
Msweli
@RowanAnele
@RowanAnele 9 ай бұрын
Ayanda mfe2 inkosi ibe nawe
@bonizee486
@bonizee486 4 ай бұрын
Unkulunkulu akungchine baba msweli
@siziwelungile5489
@siziwelungile5489 9 ай бұрын
Uphi umawengane or usewadlula mhlabeni naye
@mwelidstv
@mwelidstv 9 ай бұрын
Ngicela ningi follow for more information.
@FH-bx9wc
@FH-bx9wc 6 ай бұрын
South African police should be ashamed of themselves. They must learn from Swaziland police how they should treat human beings, let alone their own communities.
@khulekanimlungisi3652
@khulekanimlungisi3652 9 ай бұрын
Nongalo unkulunkulu akugcine akubusise izinto ozenzayo , angazi Ubuntu obuphindwe kangaki lobu
@azandemzileni8220
@azandemzileni8220 9 ай бұрын
Kazi Luthuli ndini uyajabula ngobunja obungaka ukhohlakele Shem angifuni kungasho
@thembimdluli6628
@thembimdluli6628 9 ай бұрын
Kubuhlungu ayobulalisa ingane yabantu emazweni kungcono nokube kwaleyo nyanga yahamba yaomcela kubo uluthuli uyalazi qiniso 😢😢😢
@prettymthembu5399
@prettymthembu5399 9 ай бұрын
Sbonga ka khulu Nongalo umsbenzi akuphe wona u Nkulunkulu, kwande Njalo. Nakuma Africa , nakubobonkwe, kwnza umsebenzi Ube yimpumelelo. Inkosi inibusise.
Ayanda Msweli Foundation | KwaMaphumulo Inzukazikeyi
9:48
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 45 М.
kwaMaphumulo emngcwabeni with uBab' uMsweli
6:31
Mfekayi TV
Рет қаралды 16 М.
Alex hid in the closet #shorts
00:14
Mihdens
Рет қаралды 19 МЛН
Nastya and SeanDoesMagic
00:16
Nastya
Рет қаралды 45 МЛН
Secret Experiment Toothpaste Pt.4 😱 #shorts
00:35
Mr DegrEE
Рет қаралды 39 МЛН
King Bhaka uveza imfihlo ngo pastor Mboro nenyanga yakhe
27:40
Ayanda Msweli Foundation | Sisemnyameni Ongenafu
25:33
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 50 М.
Nongoma
2:55
Matt Frey
Рет қаралды 45 М.
Ayanda Msweli Foundation | Usizi Lumi Lodwa
14:34
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 95 М.
Ayanda Msweli Foundation | Eastern Cape Special Edition Part Two
18:25
Ayanda Msweli Foundation | Izwe Ligcwele Amanzi | Episode One
16:41
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 59 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amanz’Agcwel’Indlu
38:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 43 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu
29:51
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 148 М.
Alex hid in the closet #shorts
00:14
Mihdens
Рет қаралды 19 МЛН