Ayanda Msweli Foundation | Snakes in my stomach

  Рет қаралды 50,518

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Күн бұрын

Пікірлер: 382
@brendamokone4070
@brendamokone4070 3 ай бұрын
Your English is good sir, we understood all you said, may she get help
@freedommyeza2601
@freedommyeza2601 3 ай бұрын
Ave umningi umuthi wokuthakatha kodwa owokulapha dololo nenzani weyinyanga kanti?😢
@Blaze_ooz
@Blaze_ooz 3 ай бұрын
Qiniso ngane yakwethu😭😭😭💔💔💔
@welilesimelane3061
@welilesimelane3061 3 ай бұрын
And you wonder why?
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 3 ай бұрын
Wabuzwa into yokubuzwa mfowethu 😢😢😢
@mpumelelo846
@mpumelelo846 3 ай бұрын
Eziphi zona izinyanga koda? Lezi ze social media, khohlwa imisangano yonke nje leyo futhi ngeke uthole ngisho owokuchatha ingane ukhiphe inyoni.
@wandilesimphiwe7741
@wandilesimphiwe7741 10 күн бұрын
Ukubhidliza kulula but ukwakha kunzima
@zanokuhlemazibuko6716
@zanokuhlemazibuko6716 3 ай бұрын
Akuphuthunywe kuProf Godo!!!!!
@vistom5784
@vistom5784 3 ай бұрын
Ey kwaze kwanzima ey yaz mina anginakho ngisho ukudla endlini kodwa after sengizwa lolusizi lwalayikhaya yaz sengvese ngabona sengathi inkinga yami incane kakhulu 😭😭😭😭😭😭😭this is so heart breaking 💔 💔 💔 😭😭😭😭
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 3 ай бұрын
😢😢
@NtombifuthiMbambo-fq3pe
@NtombifuthiMbambo-fq3pe 3 ай бұрын
😢
@JubaMlondo-i1h
@JubaMlondo-i1h 3 ай бұрын
Kufuneka umuthi uzobulala lelilumbo ukhona lomuthi kumshanna
@NwabisaVala
@NwabisaVala 3 ай бұрын
Sawubona ​@@JubaMlondo-i1h
@nombulelokunene6258
@nombulelokunene6258 3 ай бұрын
Siyabonga Baba nongalo ngokwenzela umpjakathi Waze mzansi Africa . Sicela I updated ngendaba yobaba wase bergville owafakelwa ilumbo umakoti wake nenyanga eyayisiza umakoti . siyacela impela
@Xoliemarwanqana-eo7nv
@Xoliemarwanqana-eo7nv 3 ай бұрын
Yoooh izinto esenzana zona singabantu abamnyama 😢😢hai kunzima guyz ubuthakathi yinto ekhona ngenelela nkulunkuku kulesimo salomndeni
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 3 ай бұрын
Mntase impilo inzima ungathakathwanga bese abantu nabo bavele beyenze inzima worse ngokuthakathana. Ai kunzima bandla
@ThandoMsiya-zr2xu
@ThandoMsiya-zr2xu 3 ай бұрын
Ei mf2 kyeza ukufa kodwa ukuthn ukufaka umuntu ilumbo lenyoka😭😭😭
@fezekamndali2583
@fezekamndali2583 3 ай бұрын
Mina cc wami Waye nofishi nezilwane ezinenyawo ezining 😭ngaphakathy zikhafula umlilo. uthy uhleli naye ashe engathy khon umunt omshisa ngamanz😢into esasiqala ukuyibon ekhay sahamb sancama😒.usizo waluthol kulabantu bangaphandl abakhonzel esingangen abafak izinto ezimhlophe
@NhlakaniphoNtombela-wt3xl
@NhlakaniphoNtombela-wt3xl 3 ай бұрын
Wabathola kuphi labo bantu sisi
@winniemthembu7126
@winniemthembu7126 3 ай бұрын
​@@NhlakaniphoNtombela-wt3xlngiyek ngibabon laph ethekwin labo bantu
@penelopesindisiwe8019
@penelopesindisiwe8019 2 ай бұрын
Kanti niphinde niding usizo lwabo abangaphandle futhi😮,engan anibafuni
@winniemthembu7126
@winniemthembu7126 2 ай бұрын
@@penelopesindisiwe8019 ubaqomile yini?
@fortunatenqo8431
@fortunatenqo8431 12 күн бұрын
Ngicela ukubuza kuphi nendawo
@inkunzimaseven2062
@inkunzimaseven2062 3 ай бұрын
😭😭😭😭mmmmmh ey kunzima eSouth Africa madoda ey💔
@ThandekaNgcobo-b1s
@ThandekaNgcobo-b1s 3 ай бұрын
Ngeke simsize isbhedlela ngoba odkt ngeke babone lutho ngoba kwenziwe ngomuthi 😭😭😭
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 3 ай бұрын
Yoh Nkosiyam ❤
@sunshine.T6158
@sunshine.T6158 3 ай бұрын
So true💔
@lindokuhlechili3686
@lindokuhlechili3686 3 ай бұрын
Xray kuqala ukuze kubonakale ngaphakathi. Uyoze eshone usisi elokhe epedwa kungabonakali kahl ngaphakathi
@zulu8451
@zulu8451 3 ай бұрын
uqinisili my mom uhlezi egula ngenxa yoku guga manje bahlezi bemusa kumuntu kuthiwa uthakathwe nge stroke this time i drove from JHB to Kzn ngamusa kwa Dr bathi ushukela ne Bp u right kumanje,le nonsense yokuqala kubalaphi bendabuko isibulele abantu abaningi
@raymonddladla8926
@raymonddladla8926 3 ай бұрын
Yes uqinisile kumele beye kwi gastroenterologist for gastroscopy, Xray and ultrasound scan
@MthobisiAyandaMntungwa
@MthobisiAyandaMntungwa 3 ай бұрын
​@@raymonddladla8926 mmmh. Isigisi esingaka ngyasaba nokubuza iprice.
@thandekantombela5735
@thandekantombela5735 3 ай бұрын
@@zulu8451🌸Mina Ngi confused how did they know ukuthi kunenyoka
@FabulousMama1234
@FabulousMama1234 3 ай бұрын
Prayer can make miracles 🙏
@Zinhle-c1
@Zinhle-c1 3 ай бұрын
Akake angabuyeni ekhaya meqeda kuykhiph ashintshe indawo , nekhaya ngath lidinga ukulashwa myb iphuma iyomlinda ekhaya mefik nj ibuyele, akekuqiniswe nekhaya
@thandekasibiya8496
@thandekasibiya8496 3 ай бұрын
Nami ngbona ngathi kmele angayi ekhaya
@cdandanimelover3674
@cdandanimelover3674 Ай бұрын
Uzoyaphi, njengoba bephila ngemali yengane nje. Lokho kuyinkomba yokuthi beswele.
@Zinhle-c1
@Zinhle-c1 Ай бұрын
@cdandanimelover3674 angisho ukuth abaye ewotela or ezihloben mhlampe ukuze abane ukuth inking ngabe ikuphi indawo zombile kyena emzimben nasekhaya or what.
@nhlaksmkhz1892
@nhlaksmkhz1892 3 ай бұрын
Nkosi yami ngibacelela usizo saze sanzima lesisimo Jehova😭😭😭 Iminyaka emingaka esezinhlungwini ooh nkosi😢😢
@sebenelelukhele3355
@sebenelelukhele3355 3 ай бұрын
Hhayi boooo Babu Msweli , zange sengikuvelokhu solo ngazalwa. Jehovah loyingcwele tsetselela
@LungeloSfundo
@LungeloSfundo 3 ай бұрын
Akekho cc ongakusiza ngaphandle Kwa shembe Unyazilwezulu. Uyasiza ushembe wase buhleni
@philasandebhengu9784
@philasandebhengu9784 3 ай бұрын
😂😂
@MonicaNtuli-i1q
@MonicaNtuli-i1q 3 ай бұрын
Uma umfuna uya khona eBuhleni?
@LungeloSfundo
@LungeloSfundo 3 ай бұрын
Yebo uya ebuhlen8
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 3 ай бұрын
Manje UNYAZI unkulunkulu yini??
@nokubongamillicent5136
@nokubongamillicent5136 3 ай бұрын
Ikaye o Nyazi Lwezulu e Buhleni ayi kulabantu abathi basebenza ngesinazareth
@SphumeleleNdlovu
@SphumeleleNdlovu 3 ай бұрын
lento seyindinga unkulunkulu uma sekuphele ngisho 6yrs
@thuladumakude2511
@thuladumakude2511 3 ай бұрын
Mhlampe walala nomuntu othwele usisi 😢
@Lily-y7s3m
@Lily-y7s3m 3 ай бұрын
Noma ilumbo phela osisi bethu abezwa
@bawinilentshingila8053
@bawinilentshingila8053 3 ай бұрын
Nami ngicabanga loko yizinto Zama Nigerian lezi
@NokwaziMavela87
@NokwaziMavela87 3 ай бұрын
Engabe siyofikasithini ku Jehovah Bantu benkosi makukhona ,abantu 'benzakanjena kwabanye yooo nkosi sihawukele,soyacelakwabanamandla belekelele ,ubaba unongalo ,asize lomndeni 💔💔💔😭
@CheerfulRedRose-jj7px
@CheerfulRedRose-jj7px 3 ай бұрын
Amen
@sibongisenihadebe787
@sibongisenihadebe787 3 ай бұрын
Baba Godo ululala mankankane siyazi awuhlulwa ilutho sesithembe wena lekelela nyanga enkulu
@zandilentshangase8274
@zandilentshangase8274 3 ай бұрын
Baba egameni likaJesu Kristu waseNazaretha ngiyakunxusa ngenelela kumpilo yomntwana wakho , isandla sakho asifinyeziwe ukuba singasindisi nendlebe yakho ayilugqinsi ukuba usizwe masikhala sicela usizo this bantu basezweni asinawo amandla okunqoba amadimoni kuphela nguwe Nkos'uJesu ngithi ngegama lika Jesu phumani madimoni esiswini somntwana aninasabelo kuloyomzimba. Amen
@MusaChiya-rz3lv
@MusaChiya-rz3lv 3 ай бұрын
Amen 🙏
@NolulamileMakubalo
@NolulamileMakubalo 3 ай бұрын
Uyesumakamamkele nguye yedwa umdali unako ukuzikhupha unguTixo unako
@primrosenyandeni4133
@primrosenyandeni4133 3 ай бұрын
Amen 🙏🏼
@lindanisyethemba9873
@lindanisyethemba9873 3 ай бұрын
Awu maybe inkosi ujesu usesendleleni kuningi esikubonayo okusha ezimpilweni zabantu asiqine edolweni bafwethu sesiku vuthondaba manje ❤️👏
@No2HeartStoppingClotShots
@No2HeartStoppingClotShots 3 ай бұрын
Uyabuya ngempela and simpgoxe kakhulu u Jesu Krestu
@khanyishinga6351
@khanyishinga6351 3 ай бұрын
💕🙏💕
@ZonkeBiyela-bw2hj
@ZonkeBiyela-bw2hj 3 ай бұрын
Mmmm kwaze kwabuhlungu Jehovah ngenelela shembe wasebhleni 🙏
@AyayaAnizi
@AyayaAnizi 3 ай бұрын
Ngu Jesu kphela ozosiza la
@MillMakobe
@MillMakobe 2 ай бұрын
Thank you for accommodating everyone we will understand .
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 3 ай бұрын
BABA UMSWELI UJEHOVA ABENAWE
@LungileDube-q2g
@LungileDube-q2g 3 ай бұрын
Baba ngivumela nawe siyadingeka isibhehlela amen 15:08
@FlorenceMthembu-n9l
@FlorenceMthembu-n9l 3 ай бұрын
Nkosi ngenelelela sekungaphezu kwamandla jehova 🙏🙏
@AndileMoyo-s9g
@AndileMoyo-s9g 3 ай бұрын
In the name of Jesus uzosilaa usisi ayikho intooeyenziwa ngumuntu eyehlula unkulunkulu 😢😢 kodwa yimithi yama Nigeria leyiii most 😢😢
@NontobekoMdlangathi-r4v
@NontobekoMdlangathi-r4v 3 ай бұрын
Kubuhlungu kuyezwela kodwa ngiti Nkulunkulu wethembekile ongahlulwa lutho lula isandla sakho phezu kwalo mntwana ulwe nezimpi zonke ezisemzimbeni wakhe nasempilweni yakhe ngiti nqoba usathane Jehova umjabhise ngegama likaJesu, yenza izimangaliso zakho Jehova uphilise lomntwana ngegama likaJesu likaJesu elithembekile linamandla makapile njengamanje kuze kube phakade AMEN
@orahthwala1875
@orahthwala1875 3 ай бұрын
Lendaba ifuzene neyami, ngiye ku Dr S.S. Sithole eMnambithi izolo, ngilale kamnandi namanje ngizizwa ngi ngcono kabi. Angazi, nginethemba
@PaballoTshose
@PaballoTshose 3 ай бұрын
Please give us Dr SS sithole
@khanyishinga6351
@khanyishinga6351 3 ай бұрын
6yrs wonke nkosi Yami????? Yoooooo yaze yabuhlungu lendaba 😢😢😢😢
@queeniekhosifulafula3198
@queeniekhosifulafula3198 3 ай бұрын
💔💔💔💔😭😭😭
@NcamzoeCele_eMzumbe
@NcamzoeCele_eMzumbe 3 ай бұрын
Mmmmmmhh laze labuhlungu udaba olenzeka kulomuzi,kwanga bangashesha baluthole usizo. Nalaba abangaguli bayaludinga usizo lokwelulekwa komqondo, indlela usisi akhuluma ngayo uyazwakala kwayena ukuthi ulimele emoyeni. Siyabonga Msweli ukusukumela phezulu,miningi kakhulu leminyaka bephila nalosizi.
@zamanipungula547
@zamanipungula547 3 ай бұрын
Ay kunzima langaphandle yooooo iminyaka engaka akufanele ukuthi ngabe usaphila 😢😢😢haibo edliwa izinyoka
@ndumisosicoto4512
@ndumisosicoto4512 3 ай бұрын
Mmmmmm akunzima xeim mmmmm nkosi yam buye umphilise ucc abe ngufakazi wakho😢😢😢
@Blaze_ooz
@Blaze_ooz 3 ай бұрын
Ngoba akehlulwa lutho asinalo elinye ithemba ngaphandle kwakhe💔
@TracyRobinson-j2v
@TracyRobinson-j2v 2 ай бұрын
I'm praying now Jesus will heal her, Amen
@njabulonzimande5806
@njabulonzimande5806 3 ай бұрын
Sesithembe u prof Godo iyona ndoda esiyethembayo
@emeldalolo3521
@emeldalolo3521 3 ай бұрын
Ngicela I number ka godo nggulile impela
@Francinah-j8k
@Francinah-j8k 3 ай бұрын
Ngaze ngakhala Jesu 😭😭 ebsuku ngenelela mnini Mandla wonke🙏🕯️📿
@mbalimzobe6183
@mbalimzobe6183 3 ай бұрын
Ayi Baba uMsweli Ncono ufake amasubtitles ayi ukhuluma iSingisi Baba this Podcast eyethu maZulu amanye nawo akhuluma their language Ncono subtitles ayi uze umele ukhulume isngisi ngyabonga Ngwenya🙏🥰❤️
@musamkhonza9863
@musamkhonza9863 3 ай бұрын
Podcast eyenu ama Zulu, ukhuluma ubuwula wena
@sbekezelospndlovana7599
@sbekezelospndlovana7599 3 ай бұрын
Joh iPhD yobuthakathike lerh. Muyiseni Ku Apostle EB Ndlovu, akahlulwalutho
@AnitaMaci-j4c
@AnitaMaci-j4c 3 ай бұрын
Ohh Bawo ngenelela sesithembe wena nakulesi isimo.
@VictoriaDhlamini
@VictoriaDhlamini 3 ай бұрын
Nongalo ziningi zinto ezidala umkhuhlane ifike kanjani nyoka esiswini wadlani, waphuphani kwenzakalani???
@sunshine.T6158
@sunshine.T6158 3 ай бұрын
Nami I wonder kwaqala kanjani🤔🤔
@lungibukhosini3228
@lungibukhosini3228 3 ай бұрын
Baba Msweli ngicela bazame ukuya ebandleni laseRevelation likaMprofethi S.B Radebe
@Maqekeqeke
@Maqekeqeke 3 ай бұрын
My father , my favorite The voice of the nation Our protector Mr Sweli ngithanda kuthi ngyabonga on behalf of SA people uyindoda hambanjalo ukhule nobuhlakani❤❤❤❤
@promisekhumalo4380
@promisekhumalo4380 3 ай бұрын
Mmh nkosyam ngenelela Thixo😮😮😮
@ImeldaNgcobo
@ImeldaNgcobo 3 ай бұрын
Yes Msweli uqinisile ucc akaye esbhedlela
@Userde989
@Userde989 3 ай бұрын
Ayonzani esibhedlela?
@ImeldaNgcobo
@ImeldaNgcobo 3 ай бұрын
@@Userde989 since ethi ucc wakhe kunezinyama eziphumayo then ke eisibhedlela they will check what caurse that
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 3 ай бұрын
Hhay usebolile ngaphakath loyomuntu boh angbon mina usayophila lomuntu boh.
@nomamazibuko1573
@nomamazibuko1573 3 ай бұрын
Kodwa uma simupha themba. Angaba naso isibindi
@cdandanimelover3674
@cdandanimelover3674 Ай бұрын
Kukhona othi uphile for 30 years, namanje usaphila
@gugulethuzulu8295
@gugulethuzulu8295 3 ай бұрын
Inzukazikeyi qobo kwayo😢😢😢
@samuelmbokazi2318
@samuelmbokazi2318 3 ай бұрын
Cha kubi BABA MR MSWELI.kuyilumbo siyacela nabo ABELAPHI BENDABUKO MABANGENELELE KULIWA NEMPILO MANJE OKUBALULEKILE UKUPHILA.ngiyathemba ngokuvela kwakho BABA UZOSIZAKALA UMAMA.UGCINEKE EMOYENI UBALULEKILE KAKHULU EMPHAKATHINI.
@ThembekaNxumalo-b2y
@ThembekaNxumalo-b2y 3 ай бұрын
Ohh nkosi kwaze kwabuhlungu😭😭😭
@NtombifuthiMbambo-fq3pe
@NtombifuthiMbambo-fq3pe 3 ай бұрын
I yooo kwaze kabuhlungu, ngoba lento yenziwa umuntu😢kwaze kwanzima😢😢
@Blaze_ooz
@Blaze_ooz 3 ай бұрын
Akuthakathwa goh futhi abananembeza labathakathi kwaze kwabuhlungu ezweni sakhile angazi labathakathi abaqeda ikusasa labantu bofika bathini kuMdali ngoba kuyayiwa ubuhlungu obungaka wayaphi unembeza maAfrica 😭😭😭💔💔💔
@AbigailMndaweni
@AbigailMndaweni 3 ай бұрын
Yaze Yaze,yabuzwa ubuhlungu ingane yomuntu oNkosi ngenelela😢
@Othandekayomathaba4015
@Othandekayomathaba4015 3 ай бұрын
Sithumela igama likajesu phezu kwesisi and umlilo wakhe oqothulayo ushise zonke lezinyoka nkosi yami makube khona kuphila phezu kwempilo yakhe mase eyakhululwa emaketangwini esitha
@CheerfulRedRose-jj7px
@CheerfulRedRose-jj7px 3 ай бұрын
Amen
@ThandoNxumalo-yt1gg
@ThandoNxumalo-yt1gg 3 ай бұрын
Hmmmm ngaze ngakhala nkosy😭💔
@SibuyiseloNdaba-bv5cp
@SibuyiseloNdaba-bv5cp 3 ай бұрын
Inkinga sbhedlela sovele simbulale nje ngob into yesizulu le. Ngob uzohlinzwa
@MbongiseniNdlovu-j6g
@MbongiseniNdlovu-j6g 3 ай бұрын
Engabe batholani abathakathi nkosi
@skhumbuzosthole3219
@skhumbuzosthole3219 3 ай бұрын
Nami ngiyafisa ukwazi, kodwa ngisola I🇳🇬
@khanyishinga6351
@khanyishinga6351 3 ай бұрын
Awuuuuuuuu shwele baba!!!!! Kwaze kubuhlungu 😢😢
@AyandaNomvula
@AyandaNomvula 3 ай бұрын
Shembe is the way baba unongalo....naku engikucabangayo inyoka ayizwani noshibhoshi ngabe u cc uke awuphuze ushibhoshi? Uke achathe ngawo kodwa? Uke ageze ngawo? Ake azame lokhu engikushoyo myb zizoziphumela kuyena kodwa agcele ngawo kuqala kuze if ziphuma zingab namandla
@siyandatengwa6302
@siyandatengwa6302 3 ай бұрын
Yinton shibhosh
@preciousmatenzenichatukuta7288
@preciousmatenzenichatukuta7288 3 ай бұрын
Dear Sir! First I would like to say your English is perfect and we well heard what you are saying. But in short I would say there are people who can help that kid. In Zimbabwe, for Prophets that I’m so sure and certain of and have seen their healing miracles. There’s Prophet Miracle Paul and Prophet T. Freddy. They can heal that kid if I heard you well. Or if they want the Traditional doctors, there’s Sekuru Tasvu, Sekuru Bhuzamukombe and Sekuru Kanengo. They will help them and will even tell you who sent that snake to that kid. They can also do “Go back to sender” if they want to send back to their witch. All these people I’m talking about are in Zimbabwe in Harare. I hope they get help! 🙏🏽🙏🏽
@Bhxza
@Bhxza 3 ай бұрын
Bro my problem is almost similar im also in need of help,how can i get to atleast one of the people you've mentioned?
@preciousmatenzenichatukuta7288
@preciousmatenzenichatukuta7288 3 ай бұрын
@@Bhxza Google them on KZbin you’ll see them and their miracles people giving testimonies. It’s a small thing for them.
@NtombifuthiMyeki
@NtombifuthiMyeki 2 ай бұрын
Yuuu hay nkosi yam hini tiza wam😢😢😢
@orahthwala1875
@orahthwala1875 3 ай бұрын
Angisindanga nami, njengakwezinye izinyanga esengazihamba ezethebisayo kuthi gozololo 2 or 3 days kubuye ngamandla. La eyosinda khona ngicela nami angilayele. Kuhamba nje ngaphakathi, kungishise, kungiqobe, kungikabhe, kungicindezele, Kwanzaa yonke inkathazo for 30 years.
@orahthwala1875
@orahthwala1875 2 ай бұрын
Bab uMsweli, ngicela contact kaGodo olulala amankankane, I now need to try him. Nkinga yami ka 30 years efuzene nekasisi wenyoka esiswini. Mpilo yami yonke ngikhokhela izinyanga for no success, western doctors bavele benze operation la ukhomba buhlungu khona for no success. Ngibolekile imali ngaya kwi scam nyanga lutho usizo ngaphandle kuka loose money.
@sicelozwelinjani3202
@sicelozwelinjani3202 3 ай бұрын
Zonke izinkinga ezikhona emhlabeni zidinga uShembe ,mhambiseni kuShembe[ uNyazi Lwezulu] Ebuhleni akukho okuhlula yena.
@SbahleNgwekazi
@SbahleNgwekazi 3 ай бұрын
Uqinisile
@sbusisombatha-bd1to
@sbusisombatha-bd1to 3 ай бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣
@penelopesindisiwe8019
@penelopesindisiwe8019 2 ай бұрын
Pho usexoshwa yin esiZulwin u presenter yehheni 😮
@LorraineHlengwa
@LorraineHlengwa 3 ай бұрын
Bantu benkosi akeniyeke ukuthakatha,, balaphi bendabuko akeniyeke ukukhipha imithi emibi yamadliso, amalumbo nikhiphe eyokuphilisa abantu kuphela hhayi ukubhubhisa izwe.
@Blaze_ooz
@Blaze_ooz 3 ай бұрын
Ubuhlungu lento ngoba nalo okwenzile uma kungase kuthiwe makalaphe akakwazi wazi ukufaka ngempela ibuhlungu lento💔
@ntombenhlefortunate9605
@ntombenhlefortunate9605 3 ай бұрын
Mmmh😢😢😰😰💔 hheyi kwaze kwabuhlungu ngenelela bawo
@leratoluthandokhanye6015
@leratoluthandokhanye6015 3 ай бұрын
u cc akazamme ukuxhumana nenyanga yeshumi kungenzeka aluthole usizo
@nombusothusi206
@nombusothusi206 3 ай бұрын
Kodwa nkosi ngenelela 😔😔😔kwaze kwanzima
@AndileMoyo-s9g
@AndileMoyo-s9g 3 ай бұрын
Kwazwe kwabihlungu nkosiyami 😢😢😢 im sure ukhon umuntu otwele ngaye usisiwakho 😢😢😢
@ThandoMsiya-zr2xu
@ThandoMsiya-zr2xu 3 ай бұрын
😢😢😢😢insuku zokugcina ekwakhulunywa ngazo izona lezi 😫😫siphilisana kabuhlungu ezweni likaNkulunkulu
@Lelomzimela
@Lelomzimela 3 ай бұрын
Mmmm nkosiyami kwaze kwabuhlungu😭😭😭😭😭😭😭😭
@ThembelihleMathenjwa
@ThembelihleMathenjwa 3 ай бұрын
Ngaze ngabuzwa ubuhlungu ekuseni webakithi ngenelela Thixo
@DuduKhumalo-mz4sg
@DuduKhumalo-mz4sg 3 ай бұрын
Kuzobonakala sekuyiwe ku Dr Asingagxeki singakezwa ukuthi kwenzekani.
@zanelemanzi7793
@zanelemanzi7793 5 күн бұрын
Ey kwaze kwanzima emhlabeni kodwa siyabonga ukuthi kukhona umuntu onjengawe baba uNkulunkulu asigcinele wena uma ngizibuzela nje uR350 wona abawutholi kanjani?
@RoseHlabane
@RoseHlabane 3 ай бұрын
yoo!!!! emaclinic angeke bamenzele incwadi usisi baba umsweli ubesedinga kuthi aphelekezelwe straight to hospital and speak to the officials ngoba ngoba yena ugirl akasenawo amandla akuexplainer kuthi kwenzakalani, udinga umuntu omdala ozomphelekezela as an emergency, please help baba msweli.
@thabisosithole8761
@thabisosithole8761 3 ай бұрын
Mina bengithi bazame u' Jesu, akahluleki.
@gumanguzman_loera
@gumanguzman_loera 3 ай бұрын
Lol
@khanyisilemhlati7772
@khanyisilemhlati7772 3 ай бұрын
UJesu can help
@thandekasibiya8496
@thandekasibiya8496 3 ай бұрын
Bamzame kanjani
@ThembelaniMbele-m4s
@ThembelaniMbele-m4s 3 ай бұрын
@thabiso ngiyavumelana nawe nami u Jesu wangisiza ngangembethwe umzimba wonke inyoka yasemanzini eyayifuma ukuyongithwasisa under river or sea yayincamathele okwe super glue emzimbeni wonke engingakusho ukuthi ngasizwa izwi lenkosi , nokuba sebandleni eligxilile ezwini , nomkhuleko , nokuzila ukudla kwangisiza but it was not easy it took more 20 years ukusuka emzimbeni wami ngoba yayixebuka kancane kancane sometimes ngiphuma igazi emzimbeni uma ixebuka engingakusho u Jesu akahluleki .
@thabisosithole8761
@thabisosithole8761 3 ай бұрын
@@ThembelaniMbele-m4s NGIYAMTHEMBA U JESU
@ThandoMsiya-zr2xu
@ThandoMsiya-zr2xu 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu lento😭😭😭😭ngavele ngaqhaqhazela
@MpenduloMasuku-c2g
@MpenduloMasuku-c2g 3 ай бұрын
Godo lemankankane uphi angasita lapha
@emeldalolo3521
@emeldalolo3521 3 ай бұрын
Ngicela I number ka godo noma ungangilayela khona sengigule kakhulu
@ImeldaNgcobo
@ImeldaNgcobo 3 ай бұрын
Wumbhulelo lowo and kubukela engathi lomuntu owenza leyonto uyayivuselela
@NqobileMpumeleloGina
@NqobileMpumeleloGina 3 ай бұрын
nomama wami ubenaleso sifo 2022 imudla inyoka esiswini ephalaza izicucu zamathumbu kwathiwa esbhedlela amathumbu aphelile aneyimbobo wahlinzwa wahlala 2 days washona😥💔💔
@busisiwemaseko1091
@busisiwemaseko1091 3 ай бұрын
Phephisa sthandwa sami eish kwaze kwanzima emhlabeni
@ThobekaKhanyile-t2y
@ThobekaKhanyile-t2y 3 ай бұрын
😭😭😭😭💔yoooh nxese cc mhhhh
@Nombuso-o6l
@Nombuso-o6l 3 ай бұрын
Phephisa maluv umama alale ngokuthula
@phumzilepatiencenene3025
@phumzilepatiencenene3025 3 ай бұрын
Kuno Baba u Madlala eNqutu e mission faith mission 'akaye khona eyokhulekelwa
@Menziwezinto9109
@Menziwezinto9109 3 ай бұрын
Sengizwile ukuth u cc base mnabhithi baphi o Dr Sthole makunje
@queeniekhosifulafula3198
@queeniekhosifulafula3198 3 ай бұрын
Thixo ndiyacela kwabana mandla nasebenzayo basize kweli khaya nkosiyam kum kunzima andisebenzi kodwa ndizonibeka emthandazweni🙏🙏🙏🙏🙏🙏😭😭😭😭💔💔💔💔
@khanyisilemhlati7772
@khanyisilemhlati7772 3 ай бұрын
UJesu angamsiza UMama okungenzeki kubantu kuyena kuyenzeka
@NhlanhlaMvelase-cw1xf
@NhlanhlaMvelase-cw1xf 3 ай бұрын
Ngenelela phela KING BHAKA sikwethembile ungahlaziyi kuphela
@philasandebhengu9784
@philasandebhengu9784 3 ай бұрын
😂😂Akazi lutho nkosi yami,
@winniemthembu7126
@winniemthembu7126 3 ай бұрын
Ngeke uze umbon loyo masaka
@patriciashange7718
@patriciashange7718 3 ай бұрын
Msweli isibhedlela ngeke simkhone bo
@phumzilemakhathini2516
@phumzilemakhathini2516 3 ай бұрын
Kwaz kwabuhlung ength kungalung mndeni😢 wakith
@sbekezelospndlovana7599
@sbekezelospndlovana7599 3 ай бұрын
Dr 2+2 can also help
@SlindoXulu
@SlindoXulu 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu thixo sizani bakithy kunzima😭😭😭😭
@FuzeSiya-ch9ud
@FuzeSiya-ch9ud 3 ай бұрын
Ijooo jesu wami angikaze ngiyzwe into enjena
@KHULEKANIthulaniShabalala
@KHULEKANIthulaniShabalala Ай бұрын
Kodwa Nkosyami 😢😢😢💔💔
@ElizabethNyandeni
@ElizabethNyandeni 3 ай бұрын
ezinye izinto zibuhlungu kakhulu lezinyanga ezikhona ziphi masekunje
@jabulileyerdaw1660
@jabulileyerdaw1660 3 ай бұрын
Kwaze kwakubi emhlabeni esiphila kuwo jehova ngenelela yelula isandla sakho 😭😭😭😭😭😭💔
@mbalimzobe6183
@mbalimzobe6183 3 ай бұрын
Unkulunkulu angenelele kulomndeni kwaze kwabhlungu nkosyami 😭😭💔🙏
@DuduKhumalo-mz4sg
@DuduKhumalo-mz4sg 3 ай бұрын
Inkosi ayingenelele kutholakale ukuthi yini kahle hle le emphethe
@NomampondoPrincess
@NomampondoPrincess 3 ай бұрын
Ohh Nkosiyam ngenelela Bawo😢
@MuziwezinsizwaDlamini
@MuziwezinsizwaDlamini 3 ай бұрын
Sengathi usisi angaluthola usizo nesimo eniphila ngaphansi kwaso sokungasebenzi ...kodwake masibonge unkulunkulu uthi nigcine nixhumanile nobaba uMSweli aii konke kunqotshiwe siyabonga
@queeniekhosifulafula3198
@queeniekhosifulafula3198 3 ай бұрын
Oyini bawo uphi khawuhlise amadla wakho bonise sathana akanadawo kwelikhaya philisa bawo nangu mdeni wonke wophuke intliziyo ngoba abazi kozokuphele nini obunuhlungu baphila phantsi kwabo kubuhlungu😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔💔lamla bawo
@emeldalolo3521
@emeldalolo3521 3 ай бұрын
Ngicela I number ka prof godo nami ngihanjwa isilwane emzimben ngcedanibo
@nomfundomngomezulu2566
@nomfundomngomezulu2566 3 ай бұрын
UJesu Kristu uyiNkosi futhi akahlulwa lutho , nikela konke kuye dade wethu uzonisiza
@henda1538
@henda1538 3 ай бұрын
Uzofa ke esanikela, lento idinga ukulashwa Sametime
@ongezwasem4653
@ongezwasem4653 3 ай бұрын
kodwa nani nithi iclinic ayinithumeli esbhedlele but anibaxeleli uba ukaka inyama unenyoka do you think amanesi azobhula kanti that is why beninika pain killers klk nina nifika nithi unesisu qha
@SibonokuhleMoyo-e2g
@SibonokuhleMoyo-e2g 3 ай бұрын
Sahlupheka kangaka emhlaben wakho Nkosi senzeni😢😢😢😢
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 3 ай бұрын
south africa udoti wendawoo ei abantu bakhona osathane
@luhgumede6273
@luhgumede6273 3 ай бұрын
Ikakhulu eKZN babolile abantu bakhona nx
@philasandebhengu9784
@philasandebhengu9784 3 ай бұрын
​@@luhgumede6273Sinama kwerekwere bakwethu banezilwane futhi abantu bathwele
Ayanda Msweli Foundation | Umkhuba Usendlini
34:11
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 128 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amawel’Ephepheni
52:06
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 89 М.
Beat Ronaldo, Win $1,000,000
22:45
MrBeast
Рет қаралды 158 МЛН
Don’t Choose The Wrong Box 😱
00:41
Topper Guild
Рет қаралды 62 МЛН
DR Mabalengwe ephakamisa izinyosi
13:17
IZINGONYAMA MEDIA
Рет қаралды 118 М.
Ukuhlabela amadlozi
19:00
SiyaVusana Podcast
Рет қаралды 780
Ayanda Msweli Foundation | Libhubha Nommeli
32:57
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 69 М.
UPHILAKANJANI usisi walanda into yomcebo yamjiikela Ep26
15:11
Nethezeka TV
Рет қаралды 92 М.
Ayanda Msweli Foundation | Inzukazikeyi | Episode One
1:08:30
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 68 М.
ufuna usizo othwele nge contract Yempilo yemnyaka azoyphila
28:31
BantuTV_ONE1
Рет қаралды 934 М.
Ayanda Msweli Foundation | Bulwer Case
20:02
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 22 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ingulube Idla Abantwana Bayo
49:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 225 М.