ABABONISWA IZIMFIHLO ZAPHEZULU

  Рет қаралды 27,235

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

Пікірлер: 233
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Syabonga ukusvula amehlo MaMbotho. Makwande Gogo!🙏
@LindyMalthuli-xh3pq
@LindyMalthuli-xh3pq 3 ай бұрын
Ngyabonga gogo. Ngake ngyaphupha ngindiza phezu kwamakhulu amawa lawa kuneziziba ezinkulu phans. Ngisaba kuth mangase ngiwe ngizongena phakath. Amahlathi. Haybo gogo. Uthin kumina.
@LindyMalthuli-xh3pq
@LindyMalthuli-xh3pq 3 ай бұрын
Ay gogo ngempela mina uma lizoduma nje ngyezwa noma lizona futhi. Komafwin yim loyo. Haybo. Nam kubanjalo ngiye ngiyibone leyonto efwin ngingaz kusho ukuthin. . Ngyabonga kodwa ngicela isixazululo ngenzenjn gogo. Kuningai nje. Ngisho phans olwandle sengabuya khona ngalo iphupho
@NtetheleloWelileXulu
@NtetheleloWelileXulu 7 ай бұрын
Amen mina ngaphupha umntwana wakwamakhelwane eqhathaka. Esbhakabhakeni❤
@nomusampume5129
@nomusampume5129 2 жыл бұрын
Sis mahlengi ngyakhuleka emakhosini aka Shembe womawu 5 ngokulandelana kwawo aze akukhumbule wena nengelosi nesithunywa ,nokhokho nokhokhokazi bakho ,uyisibusiso ezimpilweni zethu mina ngswele imilomo eyizinkulungwane ngyabonga kakhulu cc,ngkho konke osungenzele khona inkosi ikubusise wena nenzalo yakho neyakini yonke Amen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga Nomusa nawe inkosi ibe nawe
@buyiswamokoena4249
@buyiswamokoena4249 Жыл бұрын
Makwande Gogo Siyabonga Ngo lwazi olunzulu kangaka noba ngingenayo I way forward ngalezimfihlo enginazo zakwamfihlakalo👏👏🙏
@Hlengiwe-h3t
@Hlengiwe-h3t 5 ай бұрын
Ngyabonga gogo uqhubeke njalo❤❤
@SabeloZulu-el2jt
@SabeloZulu-el2jt Жыл бұрын
Sawubona uma ubona izinkanyezi (stars) moving to same direction
@nelisiwesimelane2346
@nelisiwesimelane2346 Жыл бұрын
Asibonge gogo izincazelo zakho mina ngiphuphe ngikhuphuka izitebhisi umasengizoqeda kube ngathi ngiyawa kodwa ngingawi ngithi kwabangaphezulu ngibambeni lapha esihlakaleni kodwa kuvezwe izandla eziningi zingangibambi langisho khona zibambe iminwe yami yonke kodwa izandla seziningi ezinye ziqoke ubuhlali ngibone sengingaphezulu sengibona izingane zime ujenge nami ngizijoyine lapho sithatha amswidi amakinati ekugcineni ngithi gizothola amasamusa bathi aphelile
@MboneniMyeni
@MboneniMyeni 7 ай бұрын
Amen ngibonge ithuba konke lokho okushoyo ukhuluma nami ngicela inamba yakho ngi confused kuyimanje.
@SophieMabena-ti7yc
@SophieMabena-ti7yc 9 ай бұрын
ngiyaxolisa cc Hlengiwe ngokukubuyisela emuva nkos,yam ngiyazi ukuthi uyewaqhaza ngalokhu kepha sengikhohliwe ngicela incazelo uma uphupha ungagcokile izimpahla ngiyabonga cc Hlengiwe usazochaza
@Elevationwithpalesa
@Elevationwithpalesa 11 ай бұрын
Siyabonga Gogo 🥺🩷 Uzwakele
@leeshinga2369
@leeshinga2369 5 ай бұрын
Ngyabonga gogo kade ngangifisa ongangichazela ngalamaphupho aphezulu elokugcina lona lingisabisile ngiphupha emafwini kushunqa intuthu emnyama engathi insizi ye battery angimele nje wona amaphupho aphezulu. Ngyabonga kakhulu
@GraceMpungose
@GraceMpungose 10 ай бұрын
Ey dadewethu wangikhanyisela kufana nami njalo umankuzoba nento ezokwenzeka ngiyayphupha kufana noma kuzoshona umuntu ngiyaboniswa abantu sebephelile ekhaya beshona and bonke ngibaphuphile mabezoshona akekho ohambe ngingabonanga and ngingaxoxanga ekhaya
@sihawumathe3594
@sihawumathe3594 7 ай бұрын
Ngibona ngathi kuhle sithi uboniswa isimfihlo zasekhaya lemimoya
@ZinhleManana-ju7gd
@ZinhleManana-ju7gd 5 ай бұрын
Hi cc nginaso lesipho .. ngiyafisa kusitakal mane ngiyesaba cz ngikengiphuphe umlayeto wasebukhosin kutsiwe angkhulume neNkocy ngbon lilang likhotsam tinkanyet tihlehl lwandle kunengi. ngats ngin 9 yrs ngatibon ngiwela umgodzi longenamkhawulo nangifik ngeshey ngakhandz Nkulunkul agcoke lokumhloph wangibambasandl .. ngiyfis kutsafezekis tinjongo takhe tonkhe ngami.. cz the way uchaz ngakhon ngiyku understand i wish 1day ngithol i#yakho ngihlale naw phansi ungichazel kabanti .tnk
@siyabongasithole2772
@siyabongasithole2772 Жыл бұрын
Namhlanje ngibonile sengiyazi kungani ngikhuluma amakhosi no president bamazwe konke okubalile. Uthingo lwenkosazane, ilanga, inyanga. Umkhathi, Ngaphansi kwamanzi. Izingonyama zakwaZulu ezadlula. Yoh konke sisi UMvelinqangi akugcine.
@NontokozoMzila
@NontokozoMzila 5 ай бұрын
Sawubona gogo mina nginephupho engivuke nalo namhlanje ngiphupha engathi ngiya kumalume wami kodwa ngathi ukubo kababa wengane yami kodwa futh nakhona akusikho khona ngqo kukomunye nje umuzi wasendaweni engath ngiya khona ngikhulume nomalume khona lapho kababa wengane esingasazwani naye ngimfica uyaxubha umalume ngiqede ukukhuluma naye ngihambe engath ukwenye yezindlu ubaba wengane angimemeze ngimzibe nje bese kuba khona omunye khona lapho angibize angixoxele ukuth ubaba wengane ulale nentombi khona la ebifike nomyeni wayo ngibabazeke nam kodwa ngingabi nandaba ngoba vele asisekho ndawonye naye kodwa okungixaka kakhulu umalume wami elele kubo kangane yami ngisize gogo ungichazele kusho ukuthini konke lokhu
@angelam6466
@angelam6466 6 ай бұрын
Sbonge maMbotho mina ngike ngiphuphe ulwandle luhlukana kabili, I also dreamed about umhlaba uvuleka sengathi uyadabuka kuvela imisele emikhulu people bephonseka phakathi kulemisele it was so scary it felt like it was the end of the world
@brytennyathi5011
@brytennyathi5011 Жыл бұрын
Muhle umsebenzi wkho maMbotho,bt lendaba yakho yokuthi ususilahlile thina singabalandeli bakho usishiyile awusezi ukuzosibonisa,,woza sisakulindile
@sijabulilesibanda-xu4uf
@sijabulilesibanda-xu4uf Жыл бұрын
Ngiphuphe ngiya Lana engangigane khona kodwa ngilahleka ngaze ngabona ngengane zami ukuthi sengifikile into emangezile izindlu zakhona ziyakhwe ngotshwani kodwa lezi zindlu besezindliwe ngumuhlu sekungani umuzi ongasahlali muntu cela ukuchazelwa
@sindisiwemadela101
@sindisiwemadela101 2 жыл бұрын
Ngiyabonga ndodakazi ngicela ukubuza ukuthi ngingamsiza kanjani umuntu okungesiye owakini
@nomsazikhali4882
@nomsazikhali4882 2 жыл бұрын
Sanbonani gogo bengsacela ukubuza uma uphupha uzifakile izicathulo kuthi lapha mahlayeni angisafakile izicathulo noma lapho engizishiye khona angisazitholi noma iskhwama sami ngingsastholi ngibona
@noziphomgwaba4492
@noziphomgwaba4492 Жыл бұрын
Amen sisi,ngithintekile kakhulu ngalevideo yakho yonke into oyishoyo yenzeka kimi,isishingishane esisuke eNanda this year ngasiboniswa 1 day before senzeke ngaze ngatshela umkhokheli wami and ngigcina sengesaba ngenxa yezinto ezijulile engiboniswa zona,ukuqhuma okwenzeke egoli kulenyana ngukubonisiwe before kwenzeke,angazi ngenzenjani even lizoduma kabi ngiyakhonjiswa,iNkosi ikubusise
@sijabulilesibanda-xu4uf
@sijabulilesibanda-xu4uf Жыл бұрын
Thokozani makhosi amahle bengicela ukuchazelwa ngibelephupho ngilele esifeni ulosis otshonile engena endlini yakhe elandelwa ugogo embethe imbatho eyigreen ngaqala ukutshayela ngezilimi kuthe kunjalo ngizwe wonke umuntu endlini esetshayela ngelimi cela ukuchazelwa
@MdongaziKhoza
@MdongaziKhoza 4 ай бұрын
Am one of them I dream top pastor
@nomsazikhali4882
@nomsazikhali4882 2 жыл бұрын
Heyi ma Mbhotho njengoba ngiphuphe kuthiwa wonke umuntu kumele azazi ukuthi uyisiphi isihlahla noma uwuliphi ugodo ngoba siyizingodo ukuya ngestar sign sakho
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 2 жыл бұрын
MaMbotho mgibingelele ngibuze, thina bayasiphupha yini ososaziwayo
@dawnmadonsela5877
@dawnmadonsela5877 2 жыл бұрын
Siyabonga maMbotho..eish cishe lezozinto ozibalayo ngiyaziphupha. Shesha Phelan usenzele ivideo echaza kabanzi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
isikhona engiyenzile kodwa uma ufisa ukungibuza okumele kwaziwe nguwe nayi inumber 061 400 7521
@sindiswangubo2708
@sindiswangubo2708 2 жыл бұрын
Last week I saw king misuzulu and befonelu Nyazi bexoxa ngokuthile....ngabo March ngibonumgodi omkhuuuuulu olwandle oshona phans ekjuleni komhlaba
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kunjalo bhuti ukhonjiswa into ezokwenzeka emhlabeni ukuthi kukhona abazolandwa okhokho babo ngokuphikisana nokudaliwe kwaba isifiso sika Nkulunkulu ngoba kudalwe nguye
@zwakelemthethwa9802
@zwakelemthethwa9802 2 жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela incazelo yephupho ngiphuphe ngithenge imonto entsha e blue imesedisi entsha thokoza gogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonela khona sizokhuluma 061 400 7521
@Entabazwe
@Entabazwe 9 ай бұрын
Syeza wedadewethu siza kancane kancane Sfana nenduku esemqubeni kuth lapho imbululwayo kuthuke abaningi
@ZnGumbi
@ZnGumbi 3 ай бұрын
EYy cc mina lento okhuluma ngayo ngiyayazi ngiphupha ngihamba nentonjazanyana eyayfake isketi esimhlophe kuphela saphumela kamzala Wam ima ngithola impendulo namuhla ngiyabonga dadewethu
@excellentbhekomkhize-tx1mf
@excellentbhekomkhize-tx1mf 9 ай бұрын
Ngicela inamba yakho cc siyabonga
@winilehlongwane7832
@winilehlongwane7832 2 жыл бұрын
Yebo Gogo...usuchaza mina njengoba kunjalo. Anginayo indlela yokukuvumela ngaphezu kwalokhu. Ngiyaziphupha ngindizela phezulu..or ngigibele indiza ngindizela ezintabeni..or ngintanta phezu kolwandle..nezihlahla namahlathi ngike ngiziphuphe..kuningi nje Gogo.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
uyakhonjiswa ukuthi wena umoya wakho nengolosi yakho ifika kude kakhulu ngokuka moya ngoba uyisunywa sikaJehova
@deliwemotaung3794
@deliwemotaung3794 2 жыл бұрын
Ungusizo olukhulu kithi sisi iyhooo ngiba ne closure and clarity ngamaphupho ami because of you 🙏🙌
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@YvonneNomabheluStuma
@YvonneNomabheluStuma 7 ай бұрын
Ndiyabulela mna gogo ngalee ngcaciso bekhe ndaphupha loo mawa ngathi kuhla manzi a clean nje apho , ndiyibanbile ke gogo 🙏🙏
@zanelemfecane265
@zanelemfecane265 2 жыл бұрын
Bingelele ndlondlo awu kwaze kwajula ngoba siyaziphupha lezizinto kodwa singazi ukuthi zitsho ini.Mina gogo ngaphupha sinenkonzo kodwa ethafeni kwathi masekuthandazwa ngabona umuntu wesfazana ephuma emafini ephethe i bhaybhile evulekile,ngabe kusho ini gogo.Akwande Camagu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika ukuthi wena ungumuntu ozozikhumbula futhi kugcine kwenzeka ukuthi ukwazi uhlaziya izinto ngokweqiniso lase zulwini noma ngabe yini oyakhunjuzwa ngawe nokuthi ubuyisele abantu eqinisweni ngezinto ezaphambaniswa kukhohliswa abantu bashiya okuningi kwabo benza ngendlela okungesiyo wena udalelwe ukuwenza lowomsebenzi
@zanelemfecane265
@zanelemfecane265 2 жыл бұрын
Akwande mntomdala ndiyabonga
@emmahmabaso3718
@emmahmabaso3718 2 жыл бұрын
Siyabonga sisi, ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha inkungu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
1 kubika ukuba nesiphiwo sokuboniswa 2kubika ukukhulunywa kwezinto phezu kwakho zizilungiseleke zona ngokukhulumisana kwedlozi lakho noJehova
@bonisiwendlovu9607
@bonisiwendlovu9607 2 жыл бұрын
Ngyabonga gogo sekyakhanya manje. ..ngike ngayphupha I moon kungath isondele eduze yavulek ngabona abant abaphakath ...ws soo excited ngase ngimemeza udadewethu ukuth may azobona. Ngaphupha ihlo elikhulu esibhakabhakeni lingbuka .hai Leyonto ngayesaba sengphapheme ngizbuza ukuth engabe elikabani😕
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kuyimfihlo enkulu lokho impela kodwa ubongifonela ngikuchazele ukuthi kuyini lokho 061 400 7521
@pinkymabaso6407
@pinkymabaso6407 4 ай бұрын
Sanibonani bengicela incazelo ngo kuphupha izicathulo eziningi ezintsha
@haillematende
@haillematende Жыл бұрын
Unkulunkulu abenawe
@staffdube9701
@staffdube9701 2 жыл бұрын
Morning sisi Ngicela ukubuza ngiphupha ngihamba ebumnyameni ngemoto endala ered ngihleli emuva.
@besk7478
@besk7478 Жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela ukubuza umuntu othi meke wacenta or wabhizi engadini meqeda livele linethe iyiphi imfihlo ngaye
@luckykhumalo8052
@luckykhumalo8052 2 жыл бұрын
Ngingasho ukuthi ngingomunye wabantu abakanjalo kodwa angazi ukuthi yini okumele ngiyenze,ngoba nginokuboniswa into ezokwenzeka ezweni lonke,bese iyenzeka ngempela
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Lucky uyisisebenzi sika Jehova
@luckykhumalo8052
@luckykhumalo8052 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga MaMbotho
@PhiwokuhleMweli
@PhiwokuhleMweli Жыл бұрын
Auu Thokozaa 👏 Ukuphuph kukhuluma amazwi kuchazwa ngokubhubha komhlaba ? NkoCyam ngidinga I number
@nolwazimlotshwa6368
@nolwazimlotshwa6368 2 жыл бұрын
Thank you🤗I relate to this, ngangiphupha ngindiza engathi sesi skoleni sase China ngixhosha imimoya emibi kwangathi khona nababengisiza ukuthi sivikele igane.... And the other day ngaphupha vula umyango wase khaya ngabona inkungu yamafu izugeze umuzi wonke....ngaphide ngaphupha ngiphumela emyango ngafica kuna maqhwa engcekeni lalayikhaya
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ukukuchazela ngefoni 061 400 7521
@khulekanimkhize5077
@khulekanimkhize5077 2 жыл бұрын
NGSACELA ONE NUMBER YAKHE HLENGIWE MBOTHO
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521
@bamphikabamazi3265
@bamphikabamazi3265 2 жыл бұрын
Thokozani salukazi Ngiyabonga ngolwazi osipha lona. Cela ukubuza ngo phothula kwegobongo kwenziwani kanti naleso silwane ukuthiwa phothula ngaso usenza njani. Thanks
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521 ngizokuchazela
@bonganikhumalo7693
@bonganikhumalo7693 2 жыл бұрын
Sawubona Sisi, Yazi kuningi okuchazile okwenzekayo nakimi. Ngisacela ukubuza utholakala kanjani uma umuntu edinga ukukhuluma nawe
@vuyisilezulu2590
@vuyisilezulu2590 2 жыл бұрын
Ngaziphupha ngibona isivumelwano esenziwa nge South Africa ngesikhathi sobandlululo,ngabona kuqhekeka kulwa amakhosi elwa odwa neziphathi mandla abantu belwela izwe bebanga ukuphatha kwezinye izindawo kuqhuma imililo kwezinye izindawo kumuka abantu kwezinye izindawo kuneziphepho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
wawuthunyiwe ukuthi kubekhona oyokwenza ukuze kume leyonto ingenzeki kodwa ngiyacela uma uzibona izinto ezinjalo mfethu uzame ukuthi kube khona ongakwenza ukuphikisa leso simo
@vuyisilezulu2590
@vuyisilezulu2590 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngiyabonga ngokwenzenjalo sengifunde nokuthi ngibowabhala phansi ngoba kwesinye isikhathi ngiyaphupha ngiyobone isiyenzeka kanti kwesinye isikhathi ngisuke ngenziswa ephusheni kodwa utholukuthi ngenxa yokuthi ngangiwabhali ngikhohlwe,kodwa manje sengizokwenza njengoba usho ngingazithathi kancane izinto
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
@@vuyisilezulu2590 yebo kungcono ukuwabhala kodwa azogcina esezihlale;a wona ekhanda amaphupho akho kubelula ukuwakhumbula
@vuyisilezulu2590
@vuyisilezulu2590 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 🙏🙏🙏ngiyabonga kakhulu cc awuve ungisiza
@lungilemhlanga5242
@lungilemhlanga5242 Жыл бұрын
Thokoza gogo kuchazani ukuzwa ngokukhala kwembuzi
@pmpahlwa
@pmpahlwa 2 жыл бұрын
I can relate to some of the things that you have mentioned. Its scary , it's confusing yet I know that I have to embrace it. Ngiyabonga ngesixwayiso nencazelo Gogo. Looking forward to the next video.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga ngizoyenza impela
@angelmoagi2517
@angelmoagi2517 2 жыл бұрын
Thank you sisi. 🤍 Eyy angindizi goohhh! Sengize ngibuya naseNigeria ngenxayokundiza kodwa ngingakaze ngiye khona ngokwenyama. Ngafike ngaboniswa izinkinga zakulelozwe. Ngabona kanye namafu aseSouth Africa acracker ngase ngiphuthuma ukuqhelisa abantu abaningi ukuthi babaleke. Also this week ngizibone ngisesigangeni ngo 12 ebusuku ngivimba imbani ethunyelwa abathakathi abaganga eLimpopo. Bengime esigangeni saseGoli kodwa ngikwazi ukubona enye iprovince(Limpopo)
@nkanyisongubo6496
@nkanyisongubo6496 2 жыл бұрын
Same as my sister yaz ngingajabula nazane naye you're blessed with same gift
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
usuke uthunyiwe ukuvimba izinto ezizokwenzeka ngaleyondlela kumele uzazi ukuthi unamandla okuvimba noma yini engase yenzeke kubantu engaba yimbi mase yenzeka
@qinisilepatience6348
@qinisilepatience6348 2 жыл бұрын
Ukuphupha uwela umfula
@angelmoagi2517
@angelmoagi2517 2 жыл бұрын
@@nkanyisongubo6496 Bengith umnike inamba yam sixhumane cz it deletes the comment when I add my contact number. Shiya eyakho.
@thobekilememela983
@thobekilememela983 2 жыл бұрын
UNkulunkulu ukubusise ngendlela eyisimanga. Siyambonga ngokusilethela wena. Ngiyafisa ukukhuluma nawe umlomo nomlomo cause for me it has gone to a state where I question my sanity
@thulanimbatha3190
@thulanimbatha3190 3 ай бұрын
😢 I always ask myself why I dream these kind of exactly what you are narrating,now the question is what must I do
@nokuthulamavundla3012
@nokuthulamavundla3012 2 жыл бұрын
Hello Sisi ngicela kubuza Uma uphupha wenza ucansi nomuntu othandana naye
@anathii21455
@anathii21455 4 ай бұрын
Nkosi yami, Siyabonga Ma ngalolulwazi olujulile osithelela lona, ngihlala eThekwini & ngiyafisa ukuke ngikubone ngihamba noMama, soloko ngathola iPage yakho ngiyafundiseka okuningi ngami ebengingakwazi ngize ngibuye ngesinye isikhathi ngibuke amavideo ebesengiwabukile ngoba njalo ngiphinde ngiqaphele okusha okuyinkulumo ebengingakunakisisanga ekuqaleni, mhlawumbe noMama angase angazi kancono njengomntwana wakhe, neyami imibuzo ingase iphenduleke. Ngiphinde ngizibone nginabantu engibazela kude kungathi umuzi esikuwo uneClass egcekeni elodwa kepha upstairs kune President yaseChina ingihambisa nomuntu ebengifike naye kwiClass lelo eliupstairs ngifike mina ngishiye iskhwama sami kumuntu okulelo Class engimaziyo kodwa manje ngathi mina ngedwa angihambi ngonyawo uma siphindela ezasi la besikhona noPresident ufuna sonke lapho sidle amaStawberry kodwa mina ngivele ngingafuni ngenze ngathi ngisidlile. Kokunye ngapha ngizibone ngisolwandle ebsuku ngazibona sengiphakathi kwamanzi kodwa ngingaminzi kwase ngizibona kwizindlu ngilandela ikhehla eligqoke ibhayi eliRed and Black zange ngilibone ebsweni kodwa lathi kimi angelaphe umama okwakungathi uqala ukubola imilenze zange ngibone nokuthi ngamsiza kanjani kodwa ngazibona sengilandela lelikhehla futhi ngijabule ngokumsiza. Ukubuka amafu ngijule, ngize ngiziduduze ngokuthi ngibona izinto ezingekho. Kwesinye izikhathi ngiphupha amagama kodwa ngelanguage angingakwazi ukuyifunda, Amaphupho ngelanga, Ngala ngiphupha kuthiwa angidle igobongo kodwa futhi akucaciswa ukuthi lani. Ngike ngithi uma ngikhuluma noMama ngibone ukuthi kuye ngikhuluma umbhedo ngiphinde ngisabe nokumbuza nabangasekho ngoba ngiyobe ngivusa amangxeba ngoba iningi labo badlule emhlabeni kabuhlungu njengomalume wami owayekwazi ukubhukuda edlala njalo edamini nabangani bakhe kodwa ngolunye usuku wavele waminza yedwa kubobonke abangani bakhe ababekhona, Umsindo osemadlebeni othi tswiii nolwandle kodwa manje sekwenzeka nomsindo engingawujwayele ngathi yiRadio ehlihlizayo, Ey Ma kunzima kodwa amaVideo akho angihluza ingqondo, INkosi ikubusise, ingiphe nethuba lokuhlangana nawe ngoba kuningi
@siyabongambhense3049
@siyabongambhense3049 2 жыл бұрын
mmmh siyabonga maMbotho ukusikhanyisela inkungu iyavuleka wenza umsebenzi oncomekayo sesilinde video elandelayo!
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga ngizokwenza njalo
@djshavhas.a8635
@djshavhas.a8635 2 жыл бұрын
Ndicela ukubuza, Kusho uthini mangi phupha ngigeza ingane yami yentombazana, futhi kunomunye osfazane afuna ukugeza ingane yakhe nga manzi e ndigeza ingane yami. Name : Ntombi Maduna
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonele ngizokuchazela 061 400 7521
@djshavhas.a8635
@djshavhas.a8635 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Thanks
@mthokozisimbhele7695
@mthokozisimbhele7695 2 жыл бұрын
Ey okunye engilokhe ngikubona ukungena kolwandle la eThekwini, ey'nsukwini nje belungena ngiluvimba lashaya abelungu ekade befuna ukuhlasela abaNtu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kunjalo bhuti inkulu impi kodwa makukhona abantu abanjengani bezibone izinto zibe sezavimbeka zilunge ,njengoba ubona abelungu beshawa ulwandle ububona iqiniso ukuthi vele impi isiqalile kodwa isaliwa imindeni engasekho yasemakhayua ethu ukulwela indlu emnyama ukuthi ingahlulwa abamhlophe
@staxg738
@staxg738 Жыл бұрын
The reason why ndiye ndaSearcha amaphupha today is because I dream of myself in the highest heights if buildings. It's extremely scary for me. But I dream of myself trapped there. That I can't move. Indawo endingabambelela kuyo be far that I cannot reach it. And I be seeing the cars down as little as pebbles. This is very scary and I always remember that part of the dream. What does it mean in my case
@phumlanisimelane810
@phumlanisimelane810 2 жыл бұрын
Kusuthe kwenzanjan mawuphupha bekujova ngomjovo engalwen kodwa uvele ukuwisephansi
@iiratonkosi3665
@iiratonkosi3665 2 жыл бұрын
Sisi hlengiwe asibonge sese mina kwangathi ubekise kimi nxo. Mina ngicale kuphupha ngisemcani ekhaya umangibatjela umama bano baba bathi ngiyakhula i signe yokuthi ngiyakhula. Manje singenzanjani njengokuba sesazinje
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonela khona ngizokuchazela kahle 061 400 7521
@nqobilezondi6153
@nqobilezondi6153 2 жыл бұрын
Ngiyabonga cc ngiphendulekile inkosi ikubusise
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@winilehlongwane7832
@winilehlongwane7832 2 жыл бұрын
Ngivamile futhi nokuphupha ngiseduze ir ngisebenza nezikhulu zelizwe even uPresident himself uRamaphosa ngisanda kumphupha naye ...baningi nje nabanye engibaphuphayo. Unkosazane Zuma naye..uSenzo Mchunu..Cyril Xaba..izikhulu zezwe zonke lezi..kodwa aziphelele njengoba ngizibala nje la
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kukhona okumele ukwenze lapho ngifonele ngizokwazisa ikhona into okhonjiswa yona 061 400 7521
@banjani3732
@banjani3732 10 ай бұрын
Siyabonga kakhulu.
@ntamoloyiso3245
@ntamoloyiso3245 Жыл бұрын
Ndiyabonga sisi uthethe inyani and ezizinto zikhona
@sibusisobohlela9868
@sibusisobohlela9868 2 жыл бұрын
Kwande maMboTho 🙌🙌
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@luckymasondo7605
@luckymasondo7605 2 жыл бұрын
Thokoza gogo beng cela ukbuza mawuphupha engathi esbhakabhakeni kudlala izinto engathi ziyi lightning ziphambana phezulu,uzbonengathi bayakujabulela abantu kodwa labantu abajabulayo abomnden wakho bejabulanje bathi sengiwinile
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonela ngizokuchazela 061 400 7521
@luckymasondo7605
@luckymasondo7605 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ok Gogo
@isabelmokwatlo7907
@isabelmokwatlo7907 2 жыл бұрын
Please post it maduzana....this is a response from a question I asked God last night🥺🥺🥺
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngizokwenza njalo
@khulekanimkhize5077
@khulekanimkhize5077 2 жыл бұрын
Ngsacela ungipha inumber yakho nkosi yami sibaningi esifuna kufona
@Nkulumoziyamlandela
@Nkulumoziyamlandela 4 ай бұрын
​@@hxmbotho3458 sisi bengisacela number yakho ngise goli nginesifiso sokuza kwakho eNanda ngifuna kwenza appointment khona ngingazosukela ubala egoli ngiye thekwini bese angikufici
@ladyfairmkhwanazi2817
@ladyfairmkhwanazi2817 2 жыл бұрын
Sawubona mina i see konke okwaphezulu loku okubalile imvula,langa,starts langa ,moon even ingelosi ihamba emafini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kumele usebenzele unkulunkulu ngoba uyakuvezela akukhumbuze into akudalele yona ukuthi uyenze
@sbulelosiyephu2828
@sbulelosiyephu2828 Жыл бұрын
Bengicela ubuza ma uphupha ihashe elimhlophe ne fish enkulu ingange motor zindiza emafini zikujongile Kutsho ukuthini
@manelisivictor757
@manelisivictor757 2 жыл бұрын
Thokoza, ukuth inkinga mawubatshela abantu abalaleli bavele bahleke bathi ayikho lento 🥺
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
bayahlupha abantu ngoba bakholwa ngokuthi bayibone into seyenzeka kodwa ungapheli amandla okubatshela okubonayo bayogcina sebekukholwa okushoyo
@lethabomapitso318
@lethabomapitso318 2 жыл бұрын
Thokoza gogo... ngicela ungichazele leliphupho . Ngiphuphe ngibona something like untuthu kodwa iyenze iline from phantsi to phezulu ngobumnyama.Masisa mangalele lento kwavela umlilo ecineni kwale line umlilo ithe mawunyamalala kwavela invu kuleyo line, yasoka kwavela ingelosi khona kuleyo line, lengelosi ya ndiza ijabule from there kwavela ijuba elimhlophe landiza laze lafika kimi,lahlala emahlombeni ami. Bengijabule from lapho lahamba ngaphaphama. Thokoza gogo to respond means a lot
@NH-eq9pn
@NH-eq9pn 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo, thank you 🙏 God bless you
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@Mdu-e8z
@Mdu-e8z 4 ай бұрын
AMEN GOGO🙏
@NomvulaSheze-o3h
@NomvulaSheze-o3h 8 күн бұрын
I have a problem ama dreams ami ngiyawakhokhwa if sengiphaphama
@gabisilemaduma592
@gabisilemaduma592 2 жыл бұрын
ngyabingelela cc Hlengiwe,bengicela ukubuza ukuphupha kunezimpi zamazwe ayi 2 emkhathini kudubulana amasotsha,kuqhuma amabhomu bekundiza namabhanoyi kuphithizela kodwa bengithukile ngesaba.....cc bengisacela ungipha inumber yako nginenkinga okunye ngyesaba ukusho la kusocial media ngidinga usizo lwako
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521 lento oyikhonjiswayo iyiqiniso
@mandisamashabane3552
@mandisamashabane3552 2 жыл бұрын
All in all please guys asithandazen usathane angafaki imimoya yakhe thine solo Sitho Ku ryt, kunzima special dic days
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
sizokwenza kanjalo Mandisa
@thandiwemlangeni3702
@thandiwemlangeni3702 2 жыл бұрын
Ngiyabingelela MaMbotho mina konke lokho kuyenzeka ngelinye ilanga ngangiseduze nenyanga sengizwa nokushisa kwayo
@sindiswangubo2708
@sindiswangubo2708 2 жыл бұрын
Ijulileke le cc wawenzan khona
@andronicamashiloane9506
@andronicamashiloane9506 2 жыл бұрын
Siyabonga sis plz cn you give me ur number 👏👏👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika khona ukuthi uyosebenzela ukuvikela abantu uma besezinkingeni uyabasusela izinkinga
@thandiwemlangeni3702
@thandiwemlangeni3702 2 жыл бұрын
Kwakungathi ngikhonjiswa omunye umhlaba ngale kwayo, lapho yonke into yakhona ingle ngendlela emangalisayo.Ulwandle khona kwakungathi linemibala yerainbow,ofishi beyigolide izinkanyezi zishintsha imibala. Ngemuva kwalokho kwavela amakhanda abantu edlula one by one kwathi abaprofethi amagama abo ayebhalwe ngaphansi kwamakhanda abo. Engilkhumbula kahle umprofethi Elijah. Ngemuva kwalokho ngabona abantu abacula kamnandi nami ngajoyina ngabe sengiphaphama emuva kwalokho.
@celumusangcobo9460
@celumusangcobo9460 2 жыл бұрын
Sawubona Sis ngicela ukubuza uma uhlala ethekwini konda iskhath esiningi ulokhe uphupha ukini emakhaya leliphupho ngijwayele nje ukuliphupha
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
uyadingakala khona ekhaya
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonele khona sizokhuluma kahle konke 061 400 7521
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 2 жыл бұрын
Inkosi ikubusise maMbotho🙏🏾🙌🏾
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Amen bhuti
@excellentbhekomkhize-tx1mf
@excellentbhekomkhize-tx1mf 9 ай бұрын
Siyaphila MaMbotho ninjani nina
@lornaganyile7168
@lornaganyile7168 2 жыл бұрын
Amen sisi, siyabongan. Uma ngilela amavideo yakho kubakhona nje lomsindo engiwuzwayo engathi amanzi empophoma noma station seradio esihlihlizayo andazi noma yimi ngedwa na ozwa lokhu. Sibonga ukufundiswa, nokusibonisa izinto esisaba ukuzibuza ebantwini. Amen.
@bettybiko4449
@bettybiko4449 2 жыл бұрын
Ndyabonga cc kutsho kucace xa undixelele ngamaphupho ami ndibonga kakhulu makwande cc Hlengiwe
@bettybiko4449
@bettybiko4449 2 жыл бұрын
Futhi intombi yam iphuphe beselwandle bebaninzi kweza amanzi ngamandla abathatha ebanye wasala yedwa kuthe kusenjalo wazibona sesekhaya kukho ixhegwazana elifitshane liphethe isikhwama akalibonanga ebusweni ulive xa lisithi ligqibile labe lihamba
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga Lorna
@mohatoletebajunior835
@mohatoletebajunior835 2 жыл бұрын
Ngibingele cc mbotho cela ukubuza yin engasiza umuntu if ephupha Bese evuka ekuseni angakhumbulu but akhumbul ukuth ubuphupha
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonela khona ngizokwazisa kahle 061 400 7521
@noncedomngonyama9015
@noncedomngonyama9015 2 жыл бұрын
Sisi Hlengiwe ngiyandiza ngifike esibhakabhakeni ngibe yinkanyezi ngibone wonke umhlaba ngikhanyisile . So kulungiswa kanjan lokhu? Help please
@thabilengcungama7515
@thabilengcungama7515 2 жыл бұрын
Bengicela ukubuza uma uphupha umama sengathi sesbbedlela kade wagula ngabe kuchazani
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonela ngizokwazi ukuzwa konke ukuthi usaphila noma uyagula 061 400 7521
@thandiwemlangeni3702
@thandiwemlangeni3702 2 жыл бұрын
Siyabonga cc Hlengiwe ngosizo lwakho,mina kulezinsuku ngiphuphe ngithandazela abantu futhi kubakhona osuke emlethile Kimi athi angimthandazele ahambe esephila. Omunye nje wayengahambi kodwa waukuma wahamba. Kwesinye isikhathi lol obalethayo uyalisho igama lomuntu ukuthi ubani. Ngethemba nevideo elandelayo izongisiza kakhulu kokunye.Ngiyaxolisa ukwelula.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga ukubhala kodwa uyakhunjuzwa ukuthi udalelwe lowomsebenzi wokuphilisa
@mamoleliarebabedi8291
@mamoleliarebabedi8291 2 жыл бұрын
Wow cc, I'm speechless, ngi confused, i don't know what to think or say, bcs somehow i relate in a different way, bcs mina whatever i dream about are things that are huge and abnormal so i don't know if I'm one of those people but I'm waiting for the next video, thank you cc🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga Mamolelia ngizoyenza enye ivideo
@NkosanaShezi
@NkosanaShezi Ай бұрын
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
@duduzilemanqele6888
@duduzilemanqele6888 2 жыл бұрын
Ngiyabonga ukuyisho lento nami ngingomunye obeke abone izinto emkhathini ngisho amafu ngiwabonengathi awumuntu
@sindiswangubo2708
@sindiswangubo2708 2 жыл бұрын
Ngvame ukbona mafu ephenduka eba umfanekiso wajesu kokunye aze afake nomqhele phezulu emafini naye engamafu engesiye umuntu..... ngangilokhe ngphatheka kabi ukuth why ngphupha izinto ezjule kanje. abantu bazothi ngyahlanya
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
cha awuhlanyi kodwa uyakhunjuzwa ngawe ukuthi uzikhumbule ukuthi uthunyelwe ini la emhlabeni
@tsepomatlho2980
@tsepomatlho2980 2 жыл бұрын
Hi sisi Hlengiwe Every morning mangi vuka go to toilet I see a snail out of its shell but mangi buya it's gone
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521 i will explain everything
@nomdenimofana1647
@nomdenimofana1647 2 жыл бұрын
Thank you sisi wami🙏🙏❤️❤️❤️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@luckykhumalo8052
@luckykhumalo8052 2 жыл бұрын
Siyabonga MaMbotho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga nami
@buhletshabalala6329
@buhletshabalala6329 2 жыл бұрын
Wenza kanjani uma unazozonke lezi mpawu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonele khona ngizokwazisa kahle 061 400 7521
@mxobhungane143
@mxobhungane143 2 жыл бұрын
Syabonga kakhulu ngesifundo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@mkhulisenisandilehlela8301
@mkhulisenisandilehlela8301 2 жыл бұрын
Okuningi okushoyo nakimi kuyenzeka,ngingakubala kuse
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
uyisithunywa sika Nkulunkulu kumele uzame ukwenza akushoyo ngomhlaba wakhe kuwe
@lindandevu597
@lindandevu597 2 жыл бұрын
Eish mfethu ndimlowo
@vitodachef
@vitodachef 2 жыл бұрын
Makukhanye Ndlodlo. Ukphupha inyanga ephelele 🌕 nenye iquarter moon 🌒 zishayisana kungasho ukuthini? Ngingajabula ngempendulo Salukwazi 🙏🏼 SiyaThokoza
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika ukuthi kunento phezu kwakho ewumoya wokuba isithunywa kodwa mase kuba nommbango wezithunywa zakini nakomama wakho ukuthi kunalaba abangaqedelile izinto okiumele zenzeke phezu kwakho ukuze bebe into eyodwa kuwe
@vitodachef
@vitodachef 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ehwu kodwa loku kunga lungiseka kanjani ngobo ngisele ngingedwa kumanje. Abantu abadala sebangi shiya kulomhlaba manje futhi senga sala nekhaya laka khokhokazi nomuzi ka baba no ma.
UKULUNGISA AMACALA EMNDENI YASEDLOZINI
16:47
HX MBOTHO
Рет қаралды 11 М.
ISO LESITHATHU KUMUNTU  LIYINI
15:45
HX MBOTHO
Рет қаралды 9 М.
А я думаю что за звук такой знакомый? 😂😂😂
00:15
Денис Кукояка
Рет қаралды 3,9 МЛН
FOREVER BUNNY
00:14
Natan por Aí
Рет қаралды 28 МЛН
БУ, ИСПУГАЛСЯ?? #shorts
00:22
Паша Осадчий
Рет қаралды 2,9 МЛН
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 62 М.
Uyibona ngani imimoya emibi engalungile nezilwane endlini okuyo?
52:34
Khehla Lokukhanya
Рет қаралды 30 М.
GCWALISA AMANDLA ESITHUNYWA KANJE
11:17
HX MBOTHO
Рет қаралды 38 М.
AMATHONGO AKHONZA USHEMBE KWELAMATHONGO
25:00
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 16 М.
Kusho ukuthini ukuphupha uya olwandle nokuhlala ngaphansi kwamanzi
8:31
Umsamo Institute
Рет қаралды 96 М.
Amaphupho ngokufa kubika lokhu
3:11
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 613
amaphupho abika ulaka lwabangasekho
15:19
HX MBOTHO
Рет қаралды 58 М.
umsindo okhala unswininize endlebeni usho ini
16:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 17 М.
А я думаю что за звук такой знакомый? 😂😂😂
00:15
Денис Кукояка
Рет қаралды 3,9 МЛН