UKULUNGISA AMACALA EMNDENI YASEDLOZINI

  Рет қаралды 11,305

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

Пікірлер
@ThulaniMichael-z2c
@ThulaniMichael-z2c 2 ай бұрын
Nkosi ikubusise mtakaJehova siyabonga wayichaza ngayizwa lendzaba yomsamo. UNyazi lukugcine njalo dadewethu.From Thulani Phirie eSwatini.
@bongiweluthuli3897
@bongiweluthuli3897 11 ай бұрын
Amen gogo Ngiyakuzwa Mina futhi ngyabonga kakhulu Ngicela ukubuza ngingazithenga izimbuzi ngizihambise ekhaya lemiphefumulo noma ngsalungisa ngavuka ibhuku lomuhlawula amacala emindenini engasekho angikawuqedi lowomsebenzi kungabe ngingakwenza yini ukuthenga izimbuzi noma ngsalungisa omunye
@MandlaMichael
@MandlaMichael Ай бұрын
Siyabonga Gogo. Ngicela inombolo kukhona engidinga ungichazele ngakho.
@khethiwekhabule-dw1fh
@khethiwekhabule-dw1fh 4 ай бұрын
Hawu bakithi sazesabuthwala ubunzima wayibeka kahle mabhotho siyabonga thina 👏👏👏
@ThandekaNkosi-v6n
@ThandekaNkosi-v6n 5 ай бұрын
Uqinisile Mambotho mina ngisonta eWeseli kodwa nginayo ingelosi yakwa Shembe engilwelayo nengiphakamelayo. Amen.
@thulisilemalitafa5782
@thulisilemalitafa5782 Жыл бұрын
Weeeee cc wamiiii nguyabonga kudala ngidinga usizo ngize ngalothola Amen 🙏
@sihawumathe3594
@sihawumathe3594 6 ай бұрын
Ngenyanga ephilile ngambulelwa ukuthi ngiyonikelela izidalwa zemindeni yami yomibili eBuhleni kwaShembe ngezimbuzi ezine. Ngakwenza lokho 🎉❤
@jacobmahlaba653
@jacobmahlaba653 Жыл бұрын
Ngabe ukuphupha iynwele zakho zi gold kuchazan?
@zinhlethobeka7564
@zinhlethobeka7564 Жыл бұрын
Amen akwande kukhanye njalo Gogo 🙏🙏🙏
@menzindaba6329
@menzindaba6329 2 жыл бұрын
MaMbotho, ngiyabonga ngiyangcongcoza. Lento oyishoyo ingeyami ngqo. Umama nobaba bobabili bakhuliswa komalume babo, ngasenami ngikhulela komalume kababa. Izolo kusihlwa bengicela kubo abadala ukuthi bangiphe isixazululo, basebethumela wena. Ngiyazibongela kakhulu mina wakoNdaba, ngithi uMvelinqangi namaThongo akini bekwandisele 🙏🏾🙏🏾
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@lungimaphumulo8170
@lungimaphumulo8170 2 жыл бұрын
MaMbotho wajula nkasazane. Sizwa kukhulunya ngama generational curses. Siyabonga
@mlungisimbatha9785
@mlungisimbatha9785 2 жыл бұрын
Uphiwe ukukhanyisela Isizwe muhle umsebenzi owenzayo 🌈🌈🌈🔥🔥🔥👌👌👌✊✊✊👏👏👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Ngyabonga
@TholieEssuman
@TholieEssuman 7 ай бұрын
Syabonga uyakwazi ukuchaza futhi kyazwakala ukuthi uchaza into oyaziyo
@ntombitshilo6687
@ntombitshilo6687 Жыл бұрын
Syabonga cc God bless u🥰icinisolelo
@mpumiqwabe5990
@mpumiqwabe5990 Жыл бұрын
Yebo sisi Mbotho. Ngicela ukubuza. Uma kunaleyonkinga emndenini. Ngiyilungisa kanjani Uma ngingasazi isibongo noma ngingamazi ubaba ongizalayo
@thobekaradebe6381
@thobekaradebe6381 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu. Uyisibusiso kakhulu mpilweni yam. Ngifunda izinto eziningi kuwe. Nkulunkulu nedlozi bakwandisele.
@hlengiwemhlophe2212
@hlengiwemhlophe2212 2 жыл бұрын
Siyabonga konke oseluleka ngako, sengathi uthunywe Kimi wangenzela Lula God bless🙏🙏
@gracemuthwa5732
@gracemuthwa5732 2 жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu ukucazulula inkinga ekade engihlupha izinto ziloku ziphinda phinda inkosi mayithele umusa
@sharonmkhwanazi6188
@sharonmkhwanazi6188 Жыл бұрын
Ngaze ngakuthanda sisi. Kumanje angilalanga kuhlushwa umfowethu Kumanje ngibheke ekhaya lemiphefumulo
@nhlakaniphomakhathini3108
@nhlakaniphomakhathini3108 Жыл бұрын
Ayy sisi wami inkosi ikubusise futhi iqubeke ikubusise Amen
@NkosanaShezi
@NkosanaShezi 4 ай бұрын
Siyabonga Kakhulu Sisi wami🙏🏿
@thembalethuoctavia653
@thembalethuoctavia653 2 жыл бұрын
Siyabonga sisi Hlengiwe yazi ngathi ukhuluma Nami, isimo sayalikhaya sesiziphinda okwesibili kodwa abazali ababoni ngisho ngikhuluma nabo ukuthi iyakhuluma lento kube sengathi bavale izindlebe. Ngigcine sengingasakwazi nokulala ebusuku khona angisakwazi nokulala, kuvele kube nezwi elingibuza ukuthi Kanti ngizobakhulula nini, Uma ngizwa kunenhlambuluko efunekayo laykhaya, ngiyabonga nge video inginika ithemba
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga mfwethu kuzolunga kodwa ezinye izinto zikhanyiselwa abadalelwe ukuthi bona bazilungise lezo zinto ingakho zikhonjiswa bona
@nomzamopromise4750
@nomzamopromise4750 Жыл бұрын
Thokoza gogo Wazengithinta kumanje ngihlangahlangene ilezi nkinga okhuluma ngazo.ngiyabonga usungenze ngama isibindi makwande❤
@SaneleNgubane-fu1in
@SaneleNgubane-fu1in Жыл бұрын
Ngiyabingelela makhosi ngicela ungichazele nansi inkinga engihlukumezayo emoyeni wam omalume Bami bahamba emhlabeni bexabene okunye esahlala ekhweni lakhe ngingena njani ukudala uxolo kulento
@zodwazonke4854
@zodwazonke4854 3 ай бұрын
Siyabonga cc ukusichazela
@PrudyNgcobo-v2x
@PrudyNgcobo-v2x Жыл бұрын
Ngiyabonga Mbotho...siza mina dadewethu likuphi ikhaya lomphefumulo ngilungise ngoba ngathi ukhuluma ngomdeni wakithi noma
@buhlemntimandze3455
@buhlemntimandze3455 Ай бұрын
Kamashu township ka E section
@thandiemngadi5719
@thandiemngadi5719 5 ай бұрын
Sisi ngiyalithanda iqiniso lakho, siyabonga kakhulu ulusizo kithina 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
@buyiswamokoena4249
@buyiswamokoena4249 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo🙏 hey ngibonga ingcazelo yakho e deep kangaaka ulwazi olungaka siyasindwa singathwele🙏🙏
@paulosnzimande7177
@paulosnzimande7177 2 жыл бұрын
Sibonge dadewethu ngezeluleko zakho. Cishe ungumuntu wesibili okhuluma ngokusizakala kwaShembe mayelana nezinkinga zomndeni.
@Pulemoloi504
@Pulemoloi504 2 жыл бұрын
Siyabonga emakhosini.Isicazilulo salapho sidinga ushembe noma ingelosi Kanye no moya wanga phandle njengomndawe lokho kugcine kwenze imimoya yonke kungane iphindeke Kane ngokufana kubangwa ngemikhuba enzeke emndenini eyiphezulu kosmamo womalume lokho kwenza kungane zamanje zigqine kuphakame imimoya yakdala efana ne sanusi,inzuza ngoba abantu adala sebezakhele umsamo wabo emanzini noma ehlane kanye nasentabeni esikhathini esiningi bazona abelungu noma amandiya ku amakhehla noma izalukazi eziza nenhlanhla okufanele uyilande esigodlweni sasemanzini uma sekunjalo sokuyibona abazokukhethela isilwane okufanele usisebenzise nokhona akuyisonke isikathi bafuna usibulale ngenca yemdliwa ekulezibongo ebanga uma ubulala isilwane kushone ilunga lomndeni.Siyabonga ngolwazi olujulile.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga mfwethu ijulile lendaba oyishoyo ,ubusiseke Amen
@thobilempulo4864
@thobilempulo4864 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu ❤
@portiamvelase1644
@portiamvelase1644 2 жыл бұрын
Syabonga cc AVE uyibeka ndaba icace
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@SimphiweMzizi-pr3wp
@SimphiweMzizi-pr3wp 6 ай бұрын
Sawubona Gogo mina ngicela ukubuza ukuthi Uma uphupha umuntuongasekho edla emgcwabeni kusho ukuthini
@EllenEllen-b5n
@EllenEllen-b5n 6 ай бұрын
Thokozani gogo ei kunzima mama manje ngenzenjani ngingakhona nje ngizyise khona or I must go there to ask 4 help
@gracemasina8972
@gracemasina8972 2 жыл бұрын
Ngyabonga maMbotho ngokusivula amehlo ngcela ukbuza ukuthi uma uphupha izintuthwane eziningi lezi ezejwayelekile zishaye ulayini phakathi endlini, ngyabonga
@nosiphobuthelezi4091
@nosiphobuthelezi4091 2 жыл бұрын
Gogo makuwkuth kwamsamo ungcolile nazok neymbuzi sengfuna kuybik emsamo before ziye Kwa shembe ngenza njan esmen esinjalo okunye neybongo zixovekile nje umuntu ubizwa ngesbongo esingaqondile ngenxa yabazali
@zandilekhumalo5863
@zandilekhumalo5863 Жыл бұрын
Mina ngihlulwa ukungakwaz indawo ngiyafisa ukwenza ngicela usizo bandla ukuthi ikuphi la ngingayakhona
@mlondolozindlovu6348
@mlondolozindlovu6348 2 жыл бұрын
Mina abantu abadala abafiki kumina noma ngifisa ukubalungisela angazi ngizoqalaphi ngoba abakhulumi kimi noma sengi zama ukushisa amakhandlela elimhlophe neliphuzi kuvele kufane nje angisazi ngoba ukuphupha ngiyaphupha kodwa akucaci
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ufone0614007521
@xolileduze3882
@xolileduze3882 2 жыл бұрын
Amen, ngicela ukubuza ukuthi uyabathethela yini abakhabo baba wakho Uma bengashadanga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Ngicela sikhulume ocingweni 0614007521
@noziphomchunu6095
@noziphomchunu6095 3 ай бұрын
Kodwa mntanami uphumaphi sengihlupheke kanjena ngino 68 yrs kumanje ngihlala emzini yabantu Ngiyabonga
@nombulelohlengwa4685
@nombulelohlengwa4685 2 жыл бұрын
Siyabonga sisi Hlengiwe. Ngicela ukubuza uma wazalelwa ekhaya, wenza izimbuzi ezingaki nomawenza izimbuzi ezimbili?
@ezweniproducts
@ezweniproducts Жыл бұрын
Sakubona. Bengicela ucingo lwakho. Ngiybonga.
@samntulini2114
@samntulini2114 2 жыл бұрын
Siyabonga maMbotho Waze wajula ngomoya umdali akugcine njalo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@thuliradebe1582
@thuliradebe1582 2 жыл бұрын
Injalonje gogo syabonga kakhulu, lento igcina isiwumkhokha kfana noma abadala bahamba bengazwani,iyangenela nasezinganeni nakwisizukulwane🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga mfwethu
@mpendulonkosi9019
@mpendulonkosi9019 2 жыл бұрын
Sihlengiwe siza shame ngiphuphe ngithengelwe nushanyelo webala omuhle kakhulu logogo ongipha lomthanyelo angimazi. Khonalapho ngizobona sengise manzini kodwa lendawo kwakungathi i thanela or i bridge minangiphakathi lapho kunamanzi ngizwa ama voices ngabona sekukhanyiswe i khandlela
@mdasylvia5422
@mdasylvia5422 2 жыл бұрын
Yoooo syabonga kakhulu Ngcela amacontact number Amen God bless and protect you
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521
@sbo6701
@sbo6701 2 жыл бұрын
Ngiyakubingelela cc ngiyabona ukuthi usuyafoneleka ngingoxakekile sicela inamba 🙏🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521
@portiamvelase1644
@portiamvelase1644 2 жыл бұрын
Syabonga Sisi nkulunkulu abenawe njalo ngomsebenzi ngolwazi olungaka
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@brytennyathi5011
@brytennyathi5011 2 жыл бұрын
Unkulunkulu akubusise Hlengie,ngyawuthanda umusa wakho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@thulimagugu3251
@thulimagugu3251 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Mahlengi. Amaqiniso acace bha.... inkosi ikubusise
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Amen
@velinene2845
@velinene2845 2 жыл бұрын
Phila cc Mbutho ngicela ukubuza ukuthi uthola ukuthi lapha ekhaya kuMama siyizibongo azimbili noma ezibentathu izibongo ezingafani senza kanjani-ke lapho esimweni sezimbuzi kuyakhonakala ukuthi sinhlanganise kuzo zona lezizibuzi noma kuzofuneka labo Malabo baleso sibongo bazenzele bona bafanele bathole izimbuzi xeziqondene nabo ngiyethemba kuyazwakala Na? INkosi iyokubusisa ngokungiphendula!!!
@bongiwemzimela5539
@bongiwemzimela5539 2 жыл бұрын
Ngyabonga ngedlela oncancisa ngayo ngoba nami ngnezinkinga
@sindiswangubo2708
@sindiswangubo2708 2 жыл бұрын
uNyazi 💃💃💃weSheeeeeembe 🔥🔥🔥
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Amen
@musadlamini5394
@musadlamini5394 2 жыл бұрын
Wow uMvelinqangi akubisise sisi👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Amen
@zandimbonambi8863
@zandimbonambi8863 2 жыл бұрын
Nathi cc sifuna ukulungisa leso simo but besithi sohlawulela abasekhaya komama ngoba ubaba akamshadanga ubaba.Kuyezwakala uma uchaza
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 2 жыл бұрын
This makes so much sense.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@lebohangkhanyile6275
@lebohangkhanyile6275 2 жыл бұрын
Ngibuze gogo,must this be done by every sibling noma if I do it,ngenzela wonke umuntu. Isizulu ngiyasi khuluma kodwa angisibhali
@xolopitso7386
@xolopitso7386 2 жыл бұрын
Thanks for your explanation highly valuable and the fact that you are now contactable
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga ,sengitholakala njalo ocingweni
@christineckhuphe9080
@christineckhuphe9080 2 жыл бұрын
Ngiyabonga Mbotho hatsh inzima lendaba ngiyacela number nzokufonela Mbotho
@mandisasphelo9724
@mandisasphelo9724 2 жыл бұрын
Ngiyabonga bengingazi ukuthi izimbuzi lezi zimeleni
@nokulungaportiandlovu7963
@nokulungaportiandlovu7963 2 жыл бұрын
Hmm Gogo ukhuluma nami impela la... Intgio engibhekene nayo... Vele ngisemoyeni wokulungisa amacala abazali Kanye nabazali babo... Inkinga uma uqashile ungenawo umsamu wenza kanjani Gogo... Ngingajabula kakhulu uma ungaphendula
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonele 0614007521
@nokulungaportiandlovu7963
@nokulungaportiandlovu7963 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Kade ngizama izolo gogo.... Ngizofona futhi
@sbusisomahlase1380
@sbusisomahlase1380 2 жыл бұрын
Yebo kunjalo gogo ushembe uyalilungisa idlozi abanye bathwasa kungafanele ngesimo sokonakala kwedlozi bt bathi Uma beya ebuhleni kwalunga lokho bakhumula amabhayi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kunjalo impela
@buhlebuhle8298
@buhlebuhle8298 2 жыл бұрын
Saw'bona Sis Hlengiwe... Ngcela ukbuza ukuthi unkhokha uvalwa kanjani. Ngike ngakuzwa ukhuluma ngokuthi ukushona kuzphinde umndeni ulokhu udlula ngendlela efanayo sakuzphinda. Loyomkhokha uvalwa kanjani pls help????
@kimvilakazi6677
@kimvilakazi6677 2 жыл бұрын
Ngicela ungipha inamba yakho Hlengiwe. Lesisihloko singthintile. Ngfuna ukulungisa
@deborahsenona8503
@deborahsenona8503 2 жыл бұрын
Ngeqela u ku buza kuzolungela nezingane zami e zezalwa yyimi naa?
@duduzileduduzileduma8240
@duduzileduduzileduma8240 2 жыл бұрын
Syabonga🙏🙏
@legnashongwe4726
@legnashongwe4726 4 ай бұрын
Shembe Nyazi Lwezulu🕯️🌩️
@michellegoqo9771
@michellegoqo9771 2 жыл бұрын
Sawbona cc ngicela ukubuza ukuphupha isishawa mawugeza
@NelisileKasibe
@NelisileKasibe 7 ай бұрын
Thokoza gogo ngicela inamba kuningi okungixakile😢
@succesmatshazi4764
@succesmatshazi4764 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Gogo, ngicela number yakho Gogo kubi kakhulu langikhona👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521
@dawnmadonsela3925
@dawnmadonsela3925 2 жыл бұрын
Cha uyayibeka induku ebandla ntokazi. Inga uThixo nezdalwa zikusibekele. Bayimvela kancane abantu abanjengawe. Khula maMbotho uze ukhokho..
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga Mandonsela
@thobilemiriamdlamini8919
@thobilemiriamdlamini8919 2 жыл бұрын
Ngiyayizwa siyabonga
@nellylinah4164
@nellylinah4164 2 жыл бұрын
Gogo Mbotho siyabonga ukuzinikela onako siyafunda 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@shepardntini952
@shepardntini952 2 жыл бұрын
Thokoza gogo sicela amaContact details wakho
@sakhilemdluli839
@sakhilemdluli839 2 жыл бұрын
Unjan sis wam ngiyathemba uyaphila ... Mina ngiphuphe ngisemzini kamamkhulu ozalw nomah bekunomoya omkhulu ngathi kuzoduma uma sizama ukuvala umnyango umoya uphushe ngamadla kuze kuphephuke ne roof nomnyango khona lapho ngibone mfana engimaziyo egqoke ijazi green nd yellow nentambo yellow enkulu esqeni
@nontokozopromise9475
@nontokozopromise9475 2 жыл бұрын
Mina cc ngicela ukubuza ukuthi mawuphupha uphuma imisundu emlonyeni kusho ukuthuni?
@mogalekganya
@mogalekganya 2 жыл бұрын
Ijule kakhulu lenkulumo Siyabonga Mbotho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@eliasmogapi307
@eliasmogapi307 2 жыл бұрын
Ngiyabonga Mahlengy.Uzakahle mauzo khuluma ngegobongo,Now what colours of goats that is needed,is it white or any colour?Ngibonga kakhulu if uyatholakala e foneni 🙏🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521
@nombulelosamayela3958
@nombulelosamayela3958 2 жыл бұрын
Wow cc Hlengiwe you are God sent indeed thank you so much for ukuzinikela kwakho kangaka...... please share your number......God bless you
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521
@lungelomajola7522
@lungelomajola7522 2 жыл бұрын
Sawubona sukela ngoLwesine angikutholi ocingweni ave ngikudinga joh
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ungafona noma ekuseni ngizokuphendula
@gloriamandla8526
@gloriamandla8526 Күн бұрын
Amen gogo
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 2 жыл бұрын
Uma ngabe mina nomyeni wami siganile sifuna ukulungisa zona lezizinkinga zemindeni yethu sobabili khona emzini wethu khona sikwenza kanjani ngoba siganene
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ufone 0614007521
@mondli62
@mondli62 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo 🙏 Please ngisacela wenze ivideo ngokuphiwa imali emaphusheni. I had this dream insuku ezimbili zilandelana, first day ubaba belandelwa umphakathi ebapha imali and I didn't worry much for I knew uyithatha kumkhulu ongasekho naye an I knew iyesa nakim. Second day ubaba had 70 rand ekhikhini lehembe and gave me R20 even though I wanted R50 mina ngenhliziyo. He also gave me his bank card and a pin number to go fix something ebank. I'm worried ukuthi kunenkulumo engingayiqondi la. Please help Gogo 🙏
@nonhlanhlamabaso3990
@nonhlanhlamabaso3990 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu ngokuzinikela kwakho cc. Eyami inkinga udinga ukuthi ngikhulume nawe, bengingajabula ukuthola ama contact details akho👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521
@sandilelindanisithole1066
@sandilelindanisithole1066 2 жыл бұрын
Saw'bona Ms Mbotho, sibonge ngolwazi osinabela lona. Cela ukubuza wenzanjani uma usukhathele ilezinto zomsamo? Last week Saturday sakhuluma kwimbuzi egcekeni sabika kuthi siyiyisa ku Shembe kovala umkhokha coz ekhaya kufa umuntu kweqe unyaka kuphinde kufe omunye. Ngomsombuluko ingane yasekhaya yadutshulwa yafa manje angisazi...lezinto azilungi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonele,mase uthola ulwazi kini ngomuntu owaphathiswa isikhali noma imikhonto ngesikhathi ebekwa ngoba into evelayo umkhonto abacupha ngawo ithuna ngoba kusolwe othize ngokufa kwalo aweyebekwa manje yonke lento eyakhulunywa lapha isidlekhaya 0614007521
@mninawamavuso3816
@mninawamavuso3816 2 жыл бұрын
I guess I was meant to watch the video.. thank you message received
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@SihleSarah
@SihleSarah 10 ай бұрын
Dank cc lapho
@Sedyable
@Sedyable 6 ай бұрын
Hi Dear. How can i contact you. Everything is making sense now i thought i was loosing my mind. Please i need to speak to you.
@mrv2887
@mrv2887 2 жыл бұрын
Siyabonga Cc 🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@sibusisobohlela9868
@sibusisobohlela9868 2 жыл бұрын
KunJan namuhla maMboTho syabonga kakhulu 🙌
@thuthukaniallengoba1516
@thuthukaniallengoba1516 2 жыл бұрын
Hello gogo how do I get hold of you
@leboradebe6587
@leboradebe6587 2 жыл бұрын
Hello cc your number please
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
@@thuthukaniallengoba1516 0614007521
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@thuthukaniallengoba1516
@thuthukaniallengoba1516 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 🙂
@Prince_Pringl3
@Prince_Pringl3 2 жыл бұрын
Hello sister ukuphupha ama window endin Yonke aphukile kuchazani?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunabathize abangenelela ngenkani empilweni yakho nomndeni wakho ngezifiso zokuniganga
@kanyisilemsongelwa4883
@kanyisilemsongelwa4883 Жыл бұрын
Uma uhlala phesheya Gogo? N phesheya uhlala apho urenta khona
@kanyisilemsongelwa4883
@kanyisilemsongelwa4883 Жыл бұрын
Cela inumber yakho Gogo
@mcdollard7469
@mcdollard7469 2 жыл бұрын
Ukuhuluma njani nabantu bakini ma ungabazi nokubazi nex nex awuzi nefamily nex mina nga adopthwa so andazi nokuthi banjani angzazi noba ngifana nabani
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
uma ufisa ukubazi nangemvelaphi yakho0614007521 ungifonele sikhulume
@mcdollard7469
@mcdollard7469 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngzofwna gogo ngiyabonga
@tshokisihele6565
@tshokisihele6565 3 ай бұрын
mnzonzima igama lam ndicela ukwazi ezimbuzi u,ikhulumela kumsamo wakulomama xabe ngatshatile okanye kulotata xaubacelela uxolo kumadlozi ayi 4
@tshokisihele6565
@tshokisihele6565 3 ай бұрын
Ndinguzonzima sihele ubahlawulela njani xa umama wakho notata bengaganananga
@jabulanibuthelezi7947
@jabulanibuthelezi7947 2 жыл бұрын
Phambili Dadewethu.
@willowvalemkhwanazi1912
@willowvalemkhwanazi1912 2 жыл бұрын
Siyabonga ulwazi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@PhumlaniSibisi-qk5jq
@PhumlaniSibisi-qk5jq 3 ай бұрын
Izimbuz insikaz noma amaduna na?
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 2 жыл бұрын
Thokoza gogo utholakala kuziphi izinamba
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521
@mlamulishabangu2081
@mlamulishabangu2081 2 жыл бұрын
Ushayekhona MaMbotho,umenjalonje
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@mlamulishabangu2081
@mlamulishabangu2081 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 wamukelekile.Yazi kwathatha ukuthi ngilahlekelwe ikokonke emganginako kwasemhlabeni kuze ngiqale ngifunde ukuthi kahle kahle kungani ngikulomhlaba.Namuhla ubuyiswe kwaphindelela ngoba nje ngiqale ngalungisela abasekhaya abangasekho,manje sengiphezu kokwami.
@pertuniatwala4176
@pertuniatwala4176 Жыл бұрын
Cc hlengiwe ngicela amafoni akho
@sfisosimelane3723
@sfisosimelane3723 2 жыл бұрын
Sawbona sisi Mbotho ngaythola inamba yakho kodwa ifoni angikabi nayo le ngiysebenzisayo eyecontract yamadata kodwa ngzokuthinta
@succesmatshazi4764
@succesmatshazi4764 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Gogo Inkosi ikubusise...bengisacela number yakho Gogo ngiyabonga👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
fona ekuseni ngizophendula0614007521
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
@@succesmatshazi4764 0614007521
@succesmatshazi4764
@succesmatshazi4764 2 жыл бұрын
ngiphakamisa ukubonga okukhulu kwaba kwaMboto noNkulunkulu ngomsebenzi omkhulu abakuphathise wona ngibonge nakuwe ngomsa onawo nothando olungaka...Inkosi ikubusise ngokuphinda phindiwe👏
@mangibaliti1272
@mangibaliti1272 2 жыл бұрын
What if both grandmothers were widowed? KuBaba nakuMama? Both grandfathers died. How many goats must I get?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
0614007521sizokhuluma
yini  ukuba nemimoya ephezulu
21:44
HX MBOTHO
Рет қаралды 18 М.
UKUKHULUMA NEDLOZI ngalendlela kungakulekelela
14:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 36 М.
This Game Is Wild...
00:19
MrBeast
Рет қаралды 171 МЛН
За кого болели?😂
00:18
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 3,1 МЛН
FOREVER BUNNY
00:14
Natan por Aí
Рет қаралды 29 МЛН
Из какого города смотришь? 😃
00:34
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 2,5 МЛН
umsindo okhala unswininize endlebeni usho ini
16:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 17 М.
Ningakujahi Ukufaka Abantu Abadala Ekhaya.[0780046059]
19:47
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 17 М.
IZINKINGA ZOVUTHONDABA WITH THULIE NGCOBO
14:19
Umthala Television
Рет қаралды 2,9 М.
UKUPHUPHA UJOLELWA OTHANDANA NAYE
14:47
HX MBOTHO
Рет қаралды 78 М.
UKUNGENISWA KWABANTU ABADALA KUYAHLUKA
16:06
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 14 М.
UKUPHUPHA  IBHAYI ELIBOVU(red)
22:00
HX MBOTHO
Рет қаралды 13 М.
UMOYA OKULIWA NAWO YILO
31:11
HX MBOTHO
Рет қаралды 17 М.
iMali ichaza amandla Ethu okubona nokwenza
15:38
HX MBOTHO
Рет қаралды 28 М.
UKUPHUPHA umuntu ONGASEKHO
15:57
HX MBOTHO
Рет қаралды 196 М.
This Game Is Wild...
00:19
MrBeast
Рет қаралды 171 МЛН