Lamphupho Aveza izixazululo zezinkinga onazo

  Рет қаралды 13,038

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

Пікірлер: 106
@thabaningongoma6489
@thabaningongoma6489 7 ай бұрын
Siyabonga hlengiwe ukusipha ukudla kwempilo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
yebo ngyabonga
@dawnmadonsela5877
@dawnmadonsela5877 7 ай бұрын
Asbonge maMbotho ngezincazelo ezisikhulisayo. Makwande kukhanye. Ngicela ukuphuma kancane esihlokweni sakho. The last video ukhulume ngendlu edilikayo ukuthi ichazani. Bengicela ukubuza uma uphupha abanikazi balowomuzi badiliza amabonda endli ngaphakathi. Bathi bayahamba bona. Umuntu ozithenga lendlu uzazibona ukuthi uyilungisa kanjani ngaphakathi. Ngiyabonga usazophendula ❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngicela ungifonela manje kuwatts app kulenumber ngizokuchazela 0761433135
@sandilemgwaba9572
@sandilemgwaba9572 7 ай бұрын
Siyabonga MaMbotho. Ave sikukhumbula uma ungaseveli kule Nkundla😢.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngyaxolisa mfethu ngizovela manje kakhudlwana
@sandilemgwaba9572
@sandilemgwaba9572 7 ай бұрын
@@hxmbotho3458 Siyabonga Sisi. Siyathobeka Kakhulu🙏🏻
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 7 ай бұрын
Amen MaMbotho wethu omuhle, siyabonga izincazelo ziyasisiza kakhulu.. Ngsacela ukubuza kuchazani ukuphupha usestolo lesi nje sokudla bese Kuba nabelungu abawu2 besfazane bamile kulayini bese omunye ngimuzwe ekhuluma nalona omunye ethi ucela atshele her maid ukuthi naye udinga umuntu ozomsiza endlini, bese mina ngiyahamba ngiye kubo ngifike ngichaze ukuthi ngizwe kukhona othi udinga a maid ngicela angiqashe coz ngidinga umsebenzi, bese ethatha my number ethi uzofona. Ngyabonga Gogo
@mamizamzimela-ro6vq
@mamizamzimela-ro6vq 7 ай бұрын
Siyabonga ngan'yakwethu ngokusipha ukukhanya iNkosi ikuphakamise,ikukhanyisele.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@syabongaK555
@syabongaK555 7 ай бұрын
nam sengake ngaziphupha ngiphalaza sekwaze kwakabili at least sengyaz kwakuchaza ukuthini syabonga kakhulu 🙏🙏🙏❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngyabonga mfwethu lakhanya kahle ikhandlela lakho mfwethu lihle
@syabongaK555
@syabongaK555 7 ай бұрын
​@@hxmbotho3458ameni ngyabonga
@besk7478
@besk7478 7 ай бұрын
Sawubona maMbotho, siyabonga kakhulu Ngicela ukubuza kuthi kushoni ukuphupha uhlukana noshadile naye, ningalwi uthi mawumtholela ukujola avele kwale kodwa ungalwi naye uvele wamukele.isimo umtshele.kuthi akusize ngokondla izingane.nje kodwa vele bese umbona kuthi akasakuthandi. Kodwa izinto ozobalayo izinto eninokuzibanga vele.....
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
la ukhonjiswa into engase igcine yenzeka kunina
@SithembisoMbambo-i4s
@SithembisoMbambo-i4s 7 ай бұрын
😭😭😭😭Ngibonge sisi wami. Ngaphupha ngikhipha ilitshe ngomlomo Ngihlala ngiphupha indlu kagogo wami ishile yanqonqa sengihleli ngaphandle ngiyakhala
@luckytau6331
@luckytau6331 7 ай бұрын
Syabonga salukazi. Waze wachaza kahle kamnandi.🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
yebo mfwethu ngyabonga
@sbusisoshumayela848
@sbusisoshumayela848 7 ай бұрын
Ndiyabulisa kwelikhaya siyabulela ukukhanyiselwa makwande kukhanye. Cela inumber kagogo amen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
0761433135 ngyabonga mfwethu
@jabulileshongwe3599
@jabulileshongwe3599 7 ай бұрын
Sawubona gogo, mina ngiphuphe ngilelle ne X yami ngaphaphama ngaphaphama ebusuku ngaziitthola ngiphuma igazi ngempela ngabe kuchazani ngiyabonga gogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngicela sikhulume ku watts app kulenumber ksasa 0761433135
@MondeMbathani
@MondeMbathani 5 ай бұрын
Uma uphupha ubaba engcwatywa kodwa kdala washona wantywatywa,kuchazani gogo 🙏camagu
@nokubongamillicent5136
@nokubongamillicent5136 7 ай бұрын
Siyabonga kakhulu sisi lamaphupho aqondene nami lawa okopha nokuphslaza
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
yebo mfethu ngyoyenza ivideo ethi makunjalo wenza njani
@ZamaManci
@ZamaManci 2 ай бұрын
Siyabonga kakhulu❤
@MondeMbathani
@MondeMbathani 5 ай бұрын
Uma uphupha use sikolweni kodwa kdala wasiqeda,kuchazani gogo🙏camagu
@lizwishabalala8128
@lizwishabalala8128 3 ай бұрын
Sawbona kuchazan ukuphupha umunt osaphila ekhala engath ufonela mina ubika ukuth bafuna ukumdubula abantwana bakhe nomkakhe
@KhulumethuleMlotshwa-iv2lf
@KhulumethuleMlotshwa-iv2lf 7 ай бұрын
Sisi uhlaziya kuya philisa nami uboke uye kimi ngiphuma Nkosazane last kuvele ne king 🤴 phansi kwa Manzi kodwa I King ngathi ibithandaza yaqeda yathi ngiphume emanzini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
leli phupho libika ukulindwa abakini bemimoya yesithunywa abathandazi ukuthi uye emanzini ukuze bahlangane nawe ngokuhlanjululwa kwakho kuyobe sebehlambuluka nawe bebekuwe ngokomoya ohlanzekile
@jabulileshongwe3599
@jabulileshongwe3599 6 ай бұрын
Siyabonga kakhulu Mbhotho.
@lizwishabalala8128
@lizwishabalala8128 3 ай бұрын
Ngphinde ngaphupha umfwethu osashona ungath uphuma ejele
@SanMatteo-pz6bh
@SanMatteo-pz6bh 6 ай бұрын
Mncwaah mahlengi bbe❤❤❤❤
@ScelokuhkeNcube
@ScelokuhkeNcube 15 күн бұрын
Mambotho unjani ngicela ukubuza kuutshoni ukuphupha izivunguvungu ezinamandl
@NothandoMbonambi
@NothandoMbonambi 5 ай бұрын
Ngicela kubuza gogo akuyona yini inkinga ukuhlez uthuswa ubala uthuke ngsho unabntu noma uwedwa ubone sengathi khon muntu osemvakwakho
@ThembiMthethwa-k4c
@ThembiMthethwa-k4c 3 ай бұрын
Becareful of monitoring spirits
@HappyAstrolabe-dv9ow
@HappyAstrolabe-dv9ow 6 ай бұрын
Sawubona gogo sacela ukkbuza uma uphupha ubiyelwe izitebhisi ezinde unyuka kuzo kodwa akufinyeleleki phezulu lichazani lelophupho...thokoza gogo
@zabelozarh1963
@zabelozarh1963 7 ай бұрын
Yazi gogo ngiphuphe ekhaya kusha kodwa kunogogo endlini kodwa ugogo wami usasho inkinga siqale saphuma sabaleka ne twin lami after lapho sakhumbula ukuthi ugogo simushiye endlini inkinga ubengakhulumi engasho lutho the time simukhipha emlilweni after lapho ngabona engathi sekwi funeral yakhe kodwa masefihliwe kwaba sengathi kumele agunjwe kwi thuna
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
uma ubona umuntu odlulile egunjwa ethuneni ubika ukukhishwa ebhokisini akhanyiselwe izibani avelwe ukugula mase efakwa ezulwini lomndeni esgeziwe uma ningakwenzi lokho kungadala ulaka ingakho kunomlilo kukhona yena phakathi okusho ukuthi lolu laka lunga dalwa nguye kunina uma ningayenzi leyonto
@ClementMhlongo-g3m
@ClementMhlongo-g3m 7 ай бұрын
Nkosana siyabonga ngokusiklezisa , Inkosi Ikubusise maMbotho.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
Amen mfwethu
@NomfundoMngenge
@NomfundoMngenge 7 ай бұрын
Amen❤❤
@ThulaniMkhize-sw5cr
@ThulaniMkhize-sw5cr 6 ай бұрын
Sawubona cc Hlengiwe! Ngicela leliphupho. "Ngiphuphe ngilele emotweni eyi truck, sengathi ngiphaphama iyazihambela iyabaleka nami ngilele. Ngavuka ngayibamba isahambe kancane. Ngesikhathi sengihlehla ukuyibuyisela lapho esuke khona, yafike yashayisa udonga ngasemuva. Bebekhona abebebukela ngihlehla kodwa abangisizanga bavele bazithulela nje bangbuka". Ngaphaphama
@BuyieLiliangumede
@BuyieLiliangumede 3 ай бұрын
Thokoza gogo cela ukubuza uma uphupha uhlangana nabantu beya olwandle bese ngyabatshela okthi mna sengibuya khona engthi ngyalibona nam sengihamba nabo kufanele ngiwele ebridgen ukuze ngiphumele olwandle..ngibe nokwesala ukuhamba phezu kwalo ngibe sengigaqa ngamadolo ngthi ngphakathi nalo ngiphoseke emvulen mangifika ngakathi kuphenduke umhlaba ngibone abantu
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn 7 ай бұрын
Siyabonga mama🙏🙏🙏🙏❤️❤️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngyabonga mfethu
@lizwishabalala8128
@lizwishabalala8128 3 ай бұрын
Ngiphuphe umawezingane elwisa intombazana thile engath sengizwana nayo sinaye sehlune
@SbongileDube-km4gh
@SbongileDube-km4gh 18 күн бұрын
Thokoza gogo uma ngazalelwa emshadweni kodwa umam wabuya wangadivoza sakhulela komalume sasebenzisa umsamo wakhona kodwa manje sengibuye ngiphupha ngisuka komalume ngiya kwabobaba bengamukela kahle benginikeza amanzi acwebile
@siyabongazuma7749
@siyabongazuma7749 7 ай бұрын
Siyabonga ma mbotho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@VannessaMajola
@VannessaMajola 7 ай бұрын
Tkz Gogoz mina ngike ngphuphe ngindiza
@avelanobengela6565
@avelanobengela6565 7 ай бұрын
Imimoya leyo.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
kubika ukukhula kwesimo sengilosi yemimoya kuwe kuye ngokuthi ubundiza kahle noma ubicishe uwe yini
@mandisapali7992
@mandisapali7992 7 ай бұрын
Camagu Ndlondlo ucousin wam uphuphe nditshata umtshato wesintu kusho ukuthini oko💔
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
kubika ukwembathwa ingelosi zakwaxhosa nakwazulu kuwe ngaleyondlela uqhamuka kundawo ezibili eziphakama kuwe
@Nhlanhlok
@Nhlanhlok 7 ай бұрын
Siyabonga dadewethu
@SherryGladile
@SherryGladile 7 ай бұрын
Ngibingelele mina nginokuphupha ngibeletha or ngilandelwa yhingane kodwa angikaze ngiphuphunyelwe isisu nginayo ingane angazi le yekabani
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
kuyenzeka uthole ukuthi awukaze wasola ukuthi ukhuleliwe epilweni yakho kodwa kuyenzeka ukhulelwe umntwana ahlale two noma ngaphezulu days kodwa ungazi ukuthi bekukhona okumumethe kanti uzoshibilika ngenxa yezimo ezithize ilapho uzokwazi ngokuthi umphuphe esekhombisa ukuthi uyingane yakho ngaleyondlela uma ingane iziveza kuwe isuke izokwazisa ukuthi yabakhona yangaphila nawe wangazi ngayo ingakho izolokhu ivelake kuwe
@nokukhanyandlovu3829
@nokukhanyandlovu3829 7 ай бұрын
Sawubona cc, ngabe incazelo iyafana if uziphupha ukomalume kunomcimbi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
yebo mfwethu bakuvezela ukuthi uyathinteka kakhulu ezintweni zakhona
@nokukhanyandlovu3829
@nokukhanyandlovu3829 7 ай бұрын
Ngyabonga kakhulu sisi
@aphiwenamhlabhuqa7752
@aphiwenamhlabhuqa7752 7 ай бұрын
Sawubona Hlengi cela ungichazele leli lokuphupha usengozini yemoto ulimele wopha. Kodwa ubuke wasengozini and usupholile
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
lokho kubika okubi ngicela ukuthi sikhululume kuwatts app ntambama ngoba manje ngisaphendula la ku yt 0761433135
@LizzyMasanabo-pr1xi
@LizzyMasanabo-pr1xi 7 ай бұрын
Thokoza gogo Uma uphupha uzala kuphuma Izingane ezimbili kusho ukuthini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
kubika isimo sokuhamba nethunzi lomntwana owaphuphuma ukuthi kumele wenze ababelethisi kuye khona kunjalo mabe babili kusho ukuthi uyiwele,noma babili okumele ubenzele
@nokubongamillicent5136
@nokubongamillicent5136 7 ай бұрын
Singabonga sisi coz uNkulunkulu akukhumbule njalo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@SimphiweMzizi-pr3wp
@SimphiweMzizi-pr3wp 6 ай бұрын
Thokoza gogo bengicela ukwazi ukuthi yini isiqhunga ngoba nginayo inkinga yokuthi uma ngiphuphe kabi.ngivele ngi bleed
@ThabileShabalala-r2g
@ThabileShabalala-r2g 6 ай бұрын
Saubona kuchazani ikuphupha ungenza olwandle bese khona lapho kuqhamuka izinkomo ezomnyama
@NoziphoKimmy
@NoziphoKimmy 4 ай бұрын
Mina benginophupha umhlonya lapho ngaphuthw amalobolo kabili and labo bantu bafuna ukubuya empilweni yam
@thabanisosiba3674
@thabanisosiba3674 7 ай бұрын
Ukuvuka kukhona inkalankala endlini ongazi nokuthi ingenekuphi, uphinde emvakwezinsukwana sekuhhenye egcekeni. Kusho ukuthini futhi mina kusuke kumele ngenzenjan?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
akumele wenze lutho kodwa ungayishayi isuke ibika umuntu ozozalwa ekhaya onemimoya futhi isuke ibika idlozi elizoletha isibusiso nokukhuphula ingelosi yabantwna ehlambulukile kunina kufana nokubona ugogo oluhlaza omncane ukuthi lento ingabantwana abayozalwa kodwa bembethwe idlozi lamanzi
@angelmaduma2720
@angelmaduma2720 7 ай бұрын
Ngbingelele cc ngicela ukubuza ukphupha iX yakho ilinyazwe abantu kakhulu phezu kweso lakaleft kuyimbobo and naseqolo elimele kuwumgodi kuvela izingaphakathi kulesilonda enuka... ethi usefuna ukuya ekhaya umama wakhe ugogo wami ongaseko ethi ngingene endlini ngyibone lendoda ngesaba angangaya
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
umuntu ophilayo uma elimele ephusheni kubika okubi ukungase kumehlele okungathatha umphefumulo kuye zamani ukukhuluma naye ngoba lesisimo esinjalo sisuke sihamba ngokucushwa abayizitha kuye
@ThembelihleNzuza-p4h
@ThembelihleNzuza-p4h 2 ай бұрын
Camagu wachaz kahle nkosi
@sihlenduli796
@sihlenduli796 7 ай бұрын
Sisi bengfona angikutholi efonini iya ringa nje.ngicela ukusizakala kunzima
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ngyaxolisa ngalelo phutha mfwethu kodwa ngizocela ungene nakuwatts app ushiye umnyalezo khona ngizokuphendula
@Vuvu329
@Vuvu329 7 ай бұрын
Amen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
amen mfwethu
@khethiwekhabule-dw1fh
@khethiwekhabule-dw1fh 5 ай бұрын
🙏🙏🙏❤❤❤
@ArtheshGqolozayo
@ArtheshGqolozayo 7 ай бұрын
Enkos gogo Xa usoloko upupa umakaz wako ekupha umvubo wamas usapila umakaz.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
kuhle lokho mfwethu kubika ukunikwa okufisayo okumele ngabe kade waba nakho kodwa sekulethwa kona lihle kakhulu leli phupho isibusiso sokulunga kwezinto
@LuckyMaxwell-uv3fu
@LuckyMaxwell-uv3fu 6 ай бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha nizingela ingulube cc
@nyanisodlamini733
@nyanisodlamini733 7 ай бұрын
Amaphupho wam ajule kakhulu kodwa andiwaz achazani. Cela ungiphe cell no yakho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
0761433135 ku watts app
@andriesmkhwanazi1547
@andriesmkhwanazi1547 7 ай бұрын
Yebo sisi ngiyathemba uyaphila. uke wakhuluma ngamaphupho ommbila kodwa azange ngineliseke. Mina ngiphuphe ngiwukha ummbila onezikhwebu ezinkulu, ngiwfaka ku plastic. Bengingekho ngdewa bengiwukha nomama ongizalayo.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
umbila ubika okuhle kuwe ozoziphilisa ngakho okuyoziphinda phinda kuwe kodwa ngizokwenzela ivideo yombila manje nje
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 7 ай бұрын
Ukuphupha uxabana nobaba ngabe kuchazani?
@thandomjoli1320
@thandomjoli1320 Ай бұрын
Ngicela i number yakho cc Hlengi
@VannessaMajola
@VannessaMajola 7 ай бұрын
No bb no job no man I'm 43yrs
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
uvinjwe izinto ezincane kodwa ngicela ungithinte ku watts app 0761433135 kodwa hhayi manje ngoba ngisaphendula la ku yt
@christinechikore8503
@christinechikore8503 7 ай бұрын
Ngukukhumbule sisi wami.ngyakudinga,angazi i number zakho
@aphiwenamhlabhuqa7752
@aphiwenamhlabhuqa7752 7 ай бұрын
Angilinde nawe lana ngyayidinga nam number
@simphiwengqulunga351
@simphiwengqulunga351 7 ай бұрын
Silindile sonke
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
0761433135 ubhale ku watts app ngoba ngisaphendula ku yt okwamanje
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
0761433135 ubhale kuwatts app ngoba ngisa phendula la ku yt okwamanje
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
0761433135 ubhale ku watts app ngoba ngisaphendula la ku yt okwamanje
@ThembelihleZwane-u8f
@ThembelihleZwane-u8f 7 ай бұрын
Ngiyabingelela Mbotho Ngiphuphe umah ongizalayo ongasekho efake i dress yam ehleli sakulala .kungathi kusanda kushona ubaba naye ongasekho ngithi mina kunuka isidumbu laydlini kodwa besesithathiwe
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
ubeveza ukuthi uyithunzi phezu kwakho kumele umgezele mase nihlambuluka nonke ekhaya nimsuse ukugula nimgeze ukugula kodwa ngicela sikhulume ku watts app ntambama ngoba ngisaphendula la ku yt okwamanje 0761433135
@syabongaK555
@syabongaK555 7 ай бұрын
nam sengake ngaziphupha ngiphalaza sekwaze kwakabili at least sengyaz kwakuchaza ukuthini syabonga kakhulu 🙏🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
kubonga mina mfwethu ubosebenzisa isiqunga mase uzihlambulula siyokusiza mfwethu
@syabongaK555
@syabongaK555 7 ай бұрын
ameni ngyabonga kakhulu unkulunkulu akubusise
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 7 ай бұрын
Duteronomi 13:1-6.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
hamba ubuze abelungu vusi
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 7 ай бұрын
@@hxmbotho3458 Ngoba nje nina anizazi izimpendulo zezinkolelo zenu 😭😭😭
@SibongileRadebe-e1l
@SibongileRadebe-e1l 6 ай бұрын
Please ngicela ungipha number yakho please
IZIMPENDULO:Y,Z,N,S,S,Z,N
22:59
HX MBOTHO
Рет қаралды 10 М.
yini  ukuba nemimoya ephezulu
21:44
HX MBOTHO
Рет қаралды 18 М.
Cool Parenting Gadget Against Mosquitos! 🦟👶 #gen
00:21
TheSoul Music Family
Рет қаралды 32 МЛН
Бенчик, пора купаться! 🛁 #бенчик #арти #симбочка
00:34
Симбочка Пимпочка
Рет қаралды 3,7 МЛН
What's in the clown's bag? #clown #angel #bunnypolice
00:19
超人夫妇
Рет қаралды 27 МЛН
idlozi liyini lihlala kuphi lisiza ngani
47:07
HX MBOTHO
Рет қаралды 8 М.
Ukuvikela inhlanzeko yomsamo
25:31
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 5 М.
Lezizi Lwane sisuke ziletha umyalezo womoya esekhaya lakho
17:56
Amaphupho Asho Ukuthi Kumele Ugeze/Uhlanjululwe.[0780046059]
9:22
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 10 М.
Amaphupho Awuwaxoxeli Noma Ubani.[0780046059]
17:05
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 14 М.
Musani ukudlala ngami ngyazicelela bandla
14:52
HX MBOTHO
Рет қаралды 10 М.
UMOYA OKULIWA NAWO YILO
31:11
HX MBOTHO
Рет қаралды 17 М.
Indaba yomsamo wakho ilotshwe ebantwaneni bakho
37:08
HX MBOTHO
Рет қаралды 10 М.
UKUKHULUMA NEDLOZI ngalendlela kungakulekelela
14:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 35 М.
Uyayimisa impilo yakho  ozwana naye ngalokhu
15:53
HX MBOTHO
Рет қаралды 9 М.
Cool Parenting Gadget Against Mosquitos! 🦟👶 #gen
00:21
TheSoul Music Family
Рет қаралды 32 МЛН