UMOYA OKULIWA NAWO YILO

  Рет қаралды 18,363

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

Пікірлер: 160
@wandile5485
@wandile5485 2 жыл бұрын
Ukuthula ekhaya, bengifisa ukwazi ondlebe zikhanya ilanga babevelaphi ngandlelani futhi singalujabulela Lolo lwazi.
@nomdenimofana1647
@nomdenimofana1647 2 жыл бұрын
Uyisibusiso empilweni yam dadewethu. Ngifunda okuningi kuwe ngiyabonga ma🙏❤️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga nami bo😇
@sfisosimelane3723
@sfisosimelane3723 2 жыл бұрын
Ujule kakhulu sisi Mbotho izandla zidlula ikhanda
@bhekiziqubu2343
@bhekiziqubu2343 2 жыл бұрын
Amen 🙏. Kwaze kwakhanya 🤲
@vusizimu905
@vusizimu905 2 жыл бұрын
Hle, Ngiyabonga kakhulu - Ukhuluma izinhlolo zami ngaso sonke isikhathi. Kuthi ngikhale.
@sibusisobohlela9868
@sibusisobohlela9868 2 жыл бұрын
Kesele kancane kuzolunga maMboTho 🙌🙌 ngoba solokhu skhulekile scela nakokhokho bethu✊
@jakobngcamphalala9855
@jakobngcamphalala9855 2 жыл бұрын
God is great let fight this work of the devil .my the Lord gives us strength to win this souls permanent 🙏🙏🙏🙏🤞🤞🙏
@chumilemlenzana387
@chumilemlenzana387 Жыл бұрын
I love ❤️ you mhama 👏 👏 👏 👏 sabonga mhama
@kuphiliwethabethe393
@kuphiliwethabethe393 2 жыл бұрын
Grand Rising Ngane yakwethu, bengisacela ukuxhumana nawe eceleni..Ngyabonga
@duduzileduduzileduma8240
@duduzileduduzileduma8240 2 жыл бұрын
Ngiyabonga mina into unesineke sokuyichaza inkosi ngicela ikugcine iphinde ikubusise ngoba uthatha Abantu abadukile nesebalahlekekwa ithemba nabasebabhu nguka ubabuyisela ekhaya ukuthi khumbula phela ukuthi Wena wawunekhaya futhi elalinomthetho🙏🙏
@LondiNgubane-r8l
@LondiNgubane-r8l 8 ай бұрын
Siyabonga cc wethu uNkul akugcine akulondoloze
@mariaphilisiwe871
@mariaphilisiwe871 2 жыл бұрын
Ngiyabonga ubukho bakho kungivule amehlo bengingazi lutho ngesimo sami kodwa manje sengiyaqonda ngabantu bakithi abangasekho ukuthi balalelwa kanjani nesithunwa sami nokuthi mina ngingubani ngibekelweni lapha emhlabeni ngiyabonga ngifisa ukukhula emoyeni
@njejezukile7058
@njejezukile7058 2 жыл бұрын
Ijulile lendaba 🙏🔥✨
@awgatsheni6598
@awgatsheni6598 2 жыл бұрын
Siyabonga ngalevangeli. Unkulunkulu athele umusa. Nasi isixwayiso engisidlulisela kuwena. Unalo ilungelo lokugxeka ubunqingili. Otherwise ungalikhulumi izwi lika Menzi uma uzosaba ukukhuluma iqiniso ngobutabane. Kusho mina ngithi ungasabi ukugxeka lamanyala obutabane. Makwande.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga kodwa kulukhuni ukukhuluma ngaloyonto ngoba lokhu kuzosiqhatha kakhulu no Jehova ngoba kuyisiqalekiso esiphindwe kasikhombisa ku Nkulunkulu lokhu kwabobulili obunye bebe befana ngoba kudumaza uxolelo lwesibili esalutholayo kuye uJehova ukuthi singakwenzi ukulalana nobulili obufanayo ngoba angeke sande isizwe njengoba wayesixolele ngakho asazi noma sasi dingakala yini noma kwakumusa ovela kuye yini lowo
@andronicamashiloane9506
@andronicamashiloane9506 2 жыл бұрын
Gogo ngi bonise u malume ka mama naye we a gasekho a ngi xogisa I jase la bo mkhulu a ngi vusa maje ngi zo sisa u bani ngo a e khaya a ba ngi that seriously 😭😭👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
can you please call me sothat iwill understand your whole story than iwill give an explanation after 061 400 7521
@ellenthandeka3460
@ellenthandeka3460 2 жыл бұрын
Sawbona gogo ngicela ukubuza uma uphupha uthenga upharafin esitolo uwuthole osuphela kungowokugcina kodwa uwuthole
@mogalekganya
@mogalekganya 2 жыл бұрын
Qubeka mtane thongo umsebenzi wakho siyiqenya ngawe👏👏👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
wena owakithi okumele asize mina angazi ukuthi usabani ngoba uyalwazi loludaba
@samkelisiwesibeko1418
@samkelisiwesibeko1418 2 жыл бұрын
Powerful message 🙌
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Ngyabonga
@eliasmogapi307
@eliasmogapi307 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458Thokoza Gogo.Siyabonga ngemfudo yakho.Ebaluleke kakhulu empilweni zethu, kakhulukazi kuthina a banobizo🙏🙏🙏♥️
@amilemajiya5222
@amilemajiya5222 Жыл бұрын
Hi cc unjn bengicella ukubuza
@amilemajiya5222
@amilemajiya5222 Жыл бұрын
Cc nginekinga yengane yentombaza efika kumina if ngilele ithi iqhoka intozami zangenhla ngezansi ayiqhiki cs ngumfana ngayilungisela kanjani cs sengizwili kuthiwa iwele lami
@nokubongakhwela5568
@nokubongakhwela5568 Жыл бұрын
Very insightful💯❣
@sfisosimelane3723
@sfisosimelane3723 2 жыл бұрын
Nanti ikhaya likamoya elikhokhelwa imboni ephethe is isbani seqiniso #The revelation spiritual home
@JabulisileMkhize-r2x
@JabulisileMkhize-r2x 2 ай бұрын
Kuyakhanya Mbutho ngiyabonga🙏🏼
@KrokkedilTshabalala
@KrokkedilTshabalala Жыл бұрын
Thanks maMMBOTHO your explanation is wonderful and clear to me, be blssed.
@bhekikhumalo-ziqubu6865
@bhekikhumalo-ziqubu6865 2 жыл бұрын
Waze wayibeka indaba. Isifundiso lesi esibuhlungu kanti siyiqiniso. Iqiniso linjalo; livamise ukuthi lihlabe. 💪👌👍🙏💥
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga kuzolunga
@samntulini2114
@samntulini2114 2 жыл бұрын
MaMbotho siyabonga ngale Nkulumo ewuju nejule kangaka . Akekho oyokuvimba qhubeka thina siyaphila ngaloluju lendaba ezimtoti zaphezu ziyasakha thina bampisholo . Umkhulu womkhulu akakusebenzise ukwakha abantu bakhe silahlekile asisazazi Uba singobani akwande ngiyathokoza.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga kakhulu
@kwazindlela5643
@kwazindlela5643 2 жыл бұрын
1st as Always❤ Ungayeki ntombi ulwazi osipha lona
@jabulanibuthelezi7947
@jabulanibuthelezi7947 2 жыл бұрын
Dade wethu sathunjwa umqondo ngifisa bande abayophiwa Amanda okwembula lenkungu esibambile.
@paulosnzimande7177
@paulosnzimande7177 2 жыл бұрын
Siyabonga sisi wami ngalendaba ejule kangaka. Ngomunye unyaka ngake ngaphupha ngisesontweni, abese ethi umfundisi mangifunde abasefiliphi 3 ebhayibhelini, ngifunde ngesiZulu. Ngalivula ibhayibheli ngathi ngiyayifuna lencwadi yabasefiliphi ngangayithola. Aphinde umfundisi angibonise yona kwelakhe ibhaybheli lesiXhosa kodwa uma ngithi ngivula elami lesiZulu ngingayitholi. Umfowethu engangihamba naye wazama ukungisiza kodwa lutho. Ngaliphenya ibhayibheli lahlephuka laze laba izicucu ngaphela ngingayitholanga.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Kusho kthi wena ulibele ukwenza okunye kwezinye izizwe wangazi noma walibala ukwenza okwezinye izizwe wayeka okwakho ingakho kuvela kanjalo ukuthoi uyeke okwakini nokwakho wenza okwezinye izizwe 061 400 7521 uma ufisa ukubuza nayi ino.
@paulosnzimande7177
@paulosnzimande7177 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Thokoza gogo. Ngibonge ngencazelo yakho, futhi icacile.
@luckytau6331
@luckytau6331 2 жыл бұрын
Makwande Gogo!🙏
@katlegomahloko8925
@katlegomahloko8925 2 жыл бұрын
⭐✨⭐✨❤️⭐✨⭐✨ Usikhanyisela indlela siyabonga MaMbotho We pray to get the strength to fight the Demon. ✨
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
we will fight this monster demon and we will remember our roots and encestory path that is needed from us,to do things that our Mesia want from us we will be greater kings amongst kings because if we fail him we have no home and great future from our kings as aba KHOKHOBEZI that will help us as indlu emnyama ka Jehova ,and we will be the lost COUNTRY as indlu ka J ehova WE need to wake up , VUKA AFURITIKA USOKHELE ISIBANI SAKHO
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 2 жыл бұрын
Ngibingelele,...yabona lana gogo uyishaye eskhonkosini.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@dawnmadonsela5877
@dawnmadonsela5877 2 жыл бұрын
Sbonge maMbotho ngokusiphakela . Cha Unobuciko struu..uyayibeka indaba izwakale. Good Orator and Narator.Akwande kukhanye..
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@HellenShezi
@HellenShezi 9 ай бұрын
Hay dadewethu usungifundise okuningi ngithi ngiqeda ukulalela kwenzeke ngeminithi ngizumekile bayajabula uyangibusisa
@hlengiwemhlophe2212
@hlengiwemhlophe2212 2 жыл бұрын
Thank u, God bless from top to bottom of your heart
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 2 жыл бұрын
Sawubona sisHlengi 🙏🏾 Bengisacela ngelinye ilanga uke usichazele ngophawu or incazelo yokuphupha ngendawo yokusebenzela(office); isimo sayo(ithuthukile or ayithuthukanga) abasebenzi khona.. ngiyabonga 🙌🏾
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngizokwenza njengoba ufisa
@pamellasibutha691
@pamellasibutha691 2 жыл бұрын
Siyabonga MaMbotho Power to you Makwande Siyambonga uNkulunkulu ngesibusiso esiwuwena Usivula amehlo nengqondo Usuku nosuku listening to your videos .Makwande May God bless you🙏🙏❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@thumaboikihloele5747
@thumaboikihloele5747 2 жыл бұрын
Ndiyeva sisi
@cynthiamtshali1954
@cynthiamtshali1954 2 жыл бұрын
Asbonge Mmabotho . Thokoza gogo. Siyafunda impela
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@nqobilezondi6153
@nqobilezondi6153 2 жыл бұрын
👏👏👏🙏inkosi ikwandisele cc ikuvikele wene nomdeni wakho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@langaelihlemakhoba1726
@langaelihlemakhoba1726 2 жыл бұрын
Siyabonga sisi ngokusifundisa okuningi ngathi. Bengisacela izinhlanga zokuxhumana nawe.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 2 жыл бұрын
hai awudlalanga gogo, profound
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@SibongileNgcobo-l5o
@SibongileNgcobo-l5o Жыл бұрын
Amen ❤
@bevenndhlovu934
@bevenndhlovu934 2 жыл бұрын
Kuzwakele, salukazi
@NH-eq9pn
@NH-eq9pn 2 жыл бұрын
Thank you Gogo 🙏🕯 💫 Profound 👏🏼
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@sthembisosthembiso9453
@sthembisosthembiso9453 2 жыл бұрын
Yazi ngiyathokoza makunje sesimehlulile losathane lokhu ngikusho ngalokhu isilo esikhona manje sinomoya kankulunkulu wethu bantu owushembe kodwake ngeke nginabe kakhulu thokoza gogo sinawe la.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga Sthembiso yebo inkolo ihambisana nesiko lesizwe sakwantu
@nokubongamillicent5136
@nokubongamillicent5136 2 жыл бұрын
Sawona sisi kusho ukuthini ukuphupha uphupha kuwela iqwa phezulu liwela ebaleni mase mina ngikhuza igcwele ngiqake ngilidle
@qodigumde1771
@qodigumde1771 2 жыл бұрын
Mhhhhhhhhhh cc syabonga kakhulu kwande waze wasikhulisa nklnkl akubiyele qhubeke njalo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@ThandekaNkosi-v6n
@ThandekaNkosi-v6n 7 ай бұрын
Amen
@franceramabele8129
@franceramabele8129 2 жыл бұрын
Thanks for opening our eyes gogo n
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@noni7151
@noni7151 2 жыл бұрын
Ngiyakuthanda kakhulu. Usebenza ngempela.
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 2 жыл бұрын
🙌🏾🔥🔥🔥🔥🔥 khuphuka maMbotho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@HellenShezi
@HellenShezi 3 ай бұрын
Sìyabonga kakhulu Mambotho kwande
@NomaguguKhanye
@NomaguguKhanye 2 ай бұрын
Syabonga Cc ma Hlengi
@williammkhize9518
@williammkhize9518 Жыл бұрын
Sanibonani nonke, bengicela amanamba engingayasebenzisa ukuthinta ugogo Mbotho
@hlumakolwane3051
@hlumakolwane3051 2 жыл бұрын
God bless you Mambotho.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@chemanezoleka4862
@chemanezoleka4862 2 жыл бұрын
Mambotho mina ngatetiswa isilwane ungangelapha kanjani. Ngihlala ngozela nje nesichitho sidlala ngami.
@nomusampume5129
@nomusampume5129 2 жыл бұрын
Siyabonga mambotho, wayibeka indaba, usifundisile ukwenzile okuthunywe uthixo sekusele nathi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
angeke nisale nina kodwa kumele senze okunye nje qha okubiyisela indlu ka dingani nosenzangakhona ecithekileyo
@thandiwemlangeni3702
@thandiwemlangeni3702 2 жыл бұрын
Ngiyabonga cc Hlengiwe, levideo yanamhlanje ingicacisele imibono engiyikhonjiswayo ukuthi ichazani, nokuthi yini mina okumele ngiyenze ngiyabonga kakhulu. Ngiyabonga ngikufisela oluhle kodwa .
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga , ubani uSibongile
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521
@thandiwemlangeni3702
@thandiwemlangeni3702 2 жыл бұрын
USibongile udadewethu ozalwa umama omncane olama umama ozalwa mina.
@robertgcwabaza8462
@robertgcwabaza8462 2 жыл бұрын
Lena ke inamandla. Asikufakazele nge-Bible (1cor.15:40 & 47) umuntu unemizimba emibili(verse 47 ) owokuqala owenhlabathi, owesibili owaseZulwini.
@thembimasondo2281
@thembimasondo2281 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Gogo 🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@zonkemtshali5438
@zonkemtshali5438 2 жыл бұрын
Mmh ay uyitshengisiwe imfihlakalo maMbotho🤞🤞
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@ThandekaNkosi-v6n
@ThandekaNkosi-v6n 7 ай бұрын
Wakhuluma Makhosi
@msamhlophe031
@msamhlophe031 2 жыл бұрын
Sawubona Gogo ngithi angidlulise ukubonga ngokusi cathulisa nokusivula amahle ngawo ama video osenzela wona. Mina ayangikhulisa. Ugcineke ubusisekile 🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@tholakeleaugustine2367
@tholakeleaugustine2367 2 жыл бұрын
MaMbotho ngicela ungisize ngaleliphupho.Ngiphupha ingathi ngisemshadweni wezinye izihlobo zami,besekuqamuka ubaba wami naye sewashona wayekhonze kakhulu icoca cola idrink esaphila.Ingathi uyangika yona icoca cola ephusheni.Siyabonga ngencazelo hayi uyasigeza indlela oyihlaziya ngayo 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
uma ekunika ikhokha khola ubaba wakho ukhuluma ukuthi umenzele okuthize kodwa lokho ozomunika kona kunento ethize okumaele uyilungise ukuze izofika kluye ngoba ikhokhi imnyama lokhop kusho ukuthi entweni ozoyenza ikhona iyafunakala kodwa idinga ukukhanya
@tholakeleaugustine2367
@tholakeleaugustine2367 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga maMbotho kuyezwakala
@mntwan_wamakhosi
@mntwan_wamakhosi 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo nam kuyenzeka lokho kim khona lomoya ovele ulwe nam nje mangilala kancane nje vele ngishawe ngivuke fast phinde futh ngishawe futhi ngenye indlela ehlukile yonke lento yenzeka ngokuhlukana same time akusalaleki nje ngabe kwenziwa yini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521
@nyanisodlamini733
@nyanisodlamini733 2 жыл бұрын
Sisi wami ngicela ungisize la ngiphupha ithuna liditywa (gqitshwa) sekuqedwa
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika ukuthi kunento ebizokwehla ekhaya lakho kodwa sebeyivikile leyonto engase ibe khona kodwake lo obezohamba uzogulela ukufa kodwa asinde noma abe nokuhlupheka okuthize nje mase kuyadlula uma engagulanga
@thokozanisibanyoni787
@thokozanisibanyoni787 2 жыл бұрын
Sawubona gogo. Ingabe kushoni ukuphupha itekisi eliyi transport yasemsebenzini ngithi ngiyafona bathi sebasekdeni nami ngithi ok ngibese ngizama enye yokuthi ngiye kuwona lowomsebenzi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika into efaka ukuhamba kwamalunga athize lapho ujwayele ukuya khona noma kuwo lowo msebenzi mase kubika nohambo olungase lubekhona kodwa kuyobakhona abayodlula emhlabeni mase nibuyile khona wena usindiswe elakho idlozi nonkulunkulu
@senzeleninjomane3785
@senzeleninjomane3785 2 жыл бұрын
Thanks
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga inkosi ikubusise kwande kuwe ephaketheni lakho ungasweli futhi unga DINGI konke kulunge kuwe . ngyakwazi wena mzukwana uzalwa 061 400 7521 ubobuza ngawe kumina ngyokuchazela ngawe
@samsonkubheka8522
@samsonkubheka8522 2 жыл бұрын
molo sisi ngiphuphe ngigwaza umuntu ebengilwa naye ngo mmese ngabe kusho ukuthini lokho.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika izitha ezikulwisayo kakhulu mawulele zike zisebenzise imithi zikuphonse izinto zokuthi uvuke isikushayile lento abakufaka yona
@siphamandlamasiteng6297
@siphamandlamasiteng6297 2 жыл бұрын
Ukuphupha ubona ingozi yemoto kuchazanu
@mthulisenicele886
@mthulisenicele886 11 ай бұрын
Nghlezi ngizama ukukufonela sisi alubanjwa
@mhlo3063
@mhlo3063 2 жыл бұрын
Inkosi ikubusise cc
@sphindilemlotshwa7628
@sphindilemlotshwa7628 2 жыл бұрын
Ngaphupha ama Jaguar (izilo)amabili ezongihlasela,ngase ngaba nesibindi ngawaqonda,ngabhongisa okwawo ,ase angithobela
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kukhomba isimo sakho sokulawula okuthize njengokuthi uyokwazi ukusebenzisa amandla akho odalwe nawo ukukhuluma nedlozi lakho likulalele noma ngabe liza ngolaka kodwa liyokuthobela lilalele okushoyo nakwabanye abantu bayokwenza njalo kuwe bakulalele udalwe kanjalo leli phupho lisho njalo
@sthandiwemthembu2265
@sthandiwemthembu2265 2 жыл бұрын
Ngaze ngakuthanda cc
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@zoladimba6172
@zoladimba6172 2 жыл бұрын
Inamandla Gogo qiniso kodwa
@noxyminnie407
@noxyminnie407 2 жыл бұрын
We cc mina ngiphuphe ngizitetela ingane ngendlela ejwayelekile kanti mina ngiyahlizwa
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonele ngizokuchazela kahle 061 400 7521
@bhekikhumalo-ziqubu6865
@bhekikhumalo-ziqubu6865 2 жыл бұрын
👍👍👍👍👍💥💥
@iiratonkosi3665
@iiratonkosi3665 2 жыл бұрын
Sesi hlengiwe kunjani mtakwethu. Bengisacelukuthi ungisize lapha ensukwini eyithile ngiyenga phupha kunogogo engingamazi atjelukuthi ngiphahle. Wase ungikhombisa ukuba ngiphahle e gatini and wathi kimi mangilande i labhi lami or should i say ingubo emhlope. Khonalapo sahlanganisa impuphu namanzi ngaphahla. Ingabe kuso ukuthihi lokho🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kwenze ngoba ufuna ukukukhombisa okuthize okumele ukwazi
@iiratonkosi3665
@iiratonkosi3665 2 жыл бұрын
🙏🙏🙏
@vusisylvester9416
@vusisylvester9416 2 жыл бұрын
Sawubona sis'hlengiwe ngicela ukubuza kusho kuthini ukuphupha bazo bika isisu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika ukuthi kunomntana othize olokhu kusolakala ukuthi owalapho ekhaya lakho kodwa umama wakhe uyasaba ukumuveza ngoba akanaso isiqiniseko sokuthi ungowakuphi umntwana shukuthi nje lento kukhona abayaziyo kodwa iyimfihlo kuwe ngoba awuyazi ukuthi ikhona
@thabilemgwaba1697
@thabilemgwaba1697 2 жыл бұрын
Uyangibusisa maMbotho cc ngicela ukubuza usho ukuthini ukuphupha uphiwa amaqanda 60 pack
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
awani ama 60 packs
@vuyisilezulu2590
@vuyisilezulu2590 2 жыл бұрын
Manje muzalwa emndenini oxubile,ekuqaleni kwami ukuqaphela lesisipho ngaphupha ondlebe zikhanyilanga bethi angibashaye ukuze behlakaniphe ingabe kusho ukuthini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kumele wenze into ethize yokubalekelela ukubasisa lapho ekhaya lakho ukuze bakhumbule lapho baqhamuka khona ngoba sesiside isikhathi babambeka lapjo ekhaya lakho bengasuki baze bakhohlwa lapho babesuka khona manje bancede ngokuthi uchele ngamanzi ukuze bahambe baye ngqo lapho babesuke khona bakhumbule khona
@vuyisilezulu2590
@vuyisilezulu2590 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ey uyisibusiso empilweni yami 🙏🙏angigcinele wena uJehova ngize ngiphothule umsebenzi angithume wona ngiyabonga cc kakhulu
@dumisanijama6452
@dumisanijama6452 2 жыл бұрын
Bengicela inamba yefoni
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521
@lizwinzuza4818
@lizwinzuza4818 2 жыл бұрын
Kuwe ngaphakathi kunomthombo wokuphila. uNkulunkulu akakwandisele imihla.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga kakhulu
@khethiwekhabule-dw1fh
@khethiwekhabule-dw1fh 8 ай бұрын
Thank you 🙏🙏🙏
@ongafiyomabotshwa8266
@ongafiyomabotshwa8266 2 жыл бұрын
Dankoo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
uphi ? umama wakho notata wakho ngoba kunodaba okumele silukhulumile ngawe njengomtana ozimeleyo wena
@ongafiyomabotshwa8266
@ongafiyomabotshwa8266 2 жыл бұрын
Hi sis ukhuluma Nami?singakhuluma kanjani nge phone?
@ongafiyomabotshwa8266
@ongafiyomabotshwa8266 2 жыл бұрын
Tata akasekho emhlaben yena umama usekhona ngajabula if ndifumane number yakho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
@@ongafiyomabotshwa8266 061 400 7521
@sandilezindela6636
@sandilezindela6636 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Sisi ngiphatheka Kabi ngyazama ukukuthinta ngocingo kepha awulibambi Kanti kunodab'olumqoka engifisa siluxoxe ,ngalezindab ezinhle osipha zona.
@ntombifuthindlovu9017
@ntombifuthindlovu9017 2 жыл бұрын
Walikhuluma iciniso sesi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@kwazincubuka9448
@kwazincubuka9448 2 жыл бұрын
Uphile nje dadewethu, akungcine njalo uMdali,
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@VusumuziLanga
@VusumuziLanga 11 ай бұрын
Ukuphupha.umbàni.wezulu.ukushaya.kusho.ukuthini
@bettybiko4449
@bettybiko4449 2 жыл бұрын
Thokoza mambhotho ndyabulela ngencazelo yakho cc iyandinceda kakhulu akwande gogo ntombi yam iphuphe futhi bese lwandle kweza amanzi ngokukhawuleza batshona abanye wasinda yena wathi uyazibona sesendlini kune xhegwazana elinesikhwama akalibinanga ebesweni lifitshane liphume neskhwama salo lathi liqgibile
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ubekhoniswa ukuthwasiswa idlozi lakhe babebaningi ontanga bakhe ababekhethwe idlozi ukuze lisebenze ngabo emakhaya abo kodwa bangalinda baya ngokwabo ezintwaseni yena walinda ukuthwasiswa ilona kwaze kwaba isikhathi sokuthi useyaqeda lase limulethela isikhwama ngokwalo ingakho laba abanye bangathi abasekho ngoba bahlulekile ukuqonda zonke izinto zedlozi kodwa yena ulindile
@placeoftacticsbykgotsor4864
@placeoftacticsbykgotsor4864 2 жыл бұрын
What happens when u dream some1 you know giving you money 💰( coins)
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
it means he or she is wishing and giving you a luck of getting something that is going to help you in a long run but you can call me iwill explain everything 061 400 7521
@brytennyathi5011
@brytennyathi5011 2 жыл бұрын
Yaz lento uyiqonda ukudlula abafundisi uqhobo Dadewethu
@siyabongambhense3049
@siyabongambhense3049 2 жыл бұрын
Mmh maMbotho wayibeka, lento okhuluma ngayo nam ngenza ucwaningo ngayo kusho kona idlozi lam kanye NomvelI kuqala bayangimbhulela ,,, ngike ngiphuphe ngihamba nentombazane phezulu emoyeni ngathi mengibuka phansi ngabona i tower le ye network i sentabeni enotshani okukuhlaza mengiyibuka lendawo ifana namasimu angakithi emakhaya, ikhona vele lento ye network ikhona. manje ezinsukwini ngiphupha ngihamba ebusuku, ngibona inkanyezi ikhanya kakhulu ,maqede ngayibona inyakaza ihamba bese yashintsha yaba izingelosi ezintathu cela ungichazele lamaphuphu ami amabili.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
itower ikhomba isimo somoya othize kodwa ngizocela ungifonele 061 400` 7521 ngizokuchazela kahle konke
@Taury-k7s
@Taury-k7s 2 жыл бұрын
Uyaphilisa maMbotho, imfundiso zakho sisi makwande phezu kwesimo sempilo🕯️🙏🏽🕯️👏🏾👏🏾👏🏾🕯️🌈❤️ mina ndicela email address yakho gogo🙏🏽 ndinenkinga yokuthi iskhathi esiningi sicaciselwa amaphupho kanti abanye bethu sinemibonakaliso njengoba sivule amehlo singalelanga uthole singazi ukuthi ishoni. What's the difference between dreams, visions in sleep, visions whilst awake?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga ukuthi ubhale kodwa nje wena uwedwa ungummboniswa 061 400 7521
@mcdollard7469
@mcdollard7469 2 жыл бұрын
Bengsaceli inumber yakho sis please or email yakho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521
@ThandekaNkosi-v6n
@ThandekaNkosi-v6n 7 ай бұрын
Amen
UKULUNGISA AMACALA EMNDENI YASEDLOZINI
16:47
HX MBOTHO
Рет қаралды 12 М.
ABABONISWA IZIMFIHLO ZAPHEZULU
12:56
HX MBOTHO
Рет қаралды 27 М.
Мясо вегана? 🧐 @Whatthefshow
01:01
История одного вокалиста
Рет қаралды 7 МЛН
Quilt Challenge, No Skills, Just Luck#Funnyfamily #Partygames #Funny
00:32
Family Games Media
Рет қаралды 55 МЛН
Sigma Kid Mistake #funny #sigma
00:17
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 30 МЛН
February 2, 2025
2:30:39
MarakiTV
Рет қаралды 28
Siyangcola isithunywa mawudla lokhu kudla
20:19
HX MBOTHO
Рет қаралды 79 М.
💣Շատ կարևոր կանխատեսում🔥🔥🔥
2:21:49
ИЗИДА TARO🔮ԺամանակակիցԹվահոգեբան
Рет қаралды 16 М.
ukuphupha umuntu othandana naye.../isthandwa sakho..
2:45
InkundlaYamaphupho
Рет қаралды 3 М.
waqaphele lamaphupho asho ukuthwetshulwa abakuzama ngawe
5:22
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 67 М.
IZINTUTHWANE,UMUHLWA,IZINYOSI zishoni
12:57
HX MBOTHO
Рет қаралды 134 М.
Ukuzihlambulula idlozi okanye isithunywa
5:45
Ancestral gift - Isipho sabadala
Рет қаралды 113 М.
iMali ichaza amandla Ethu okubona nokwenza
15:38
HX MBOTHO
Рет қаралды 29 М.
Dloz'lami new episode 8 January 2025
24:24
Teba Tebatso
Рет қаралды 78 М.
Мясо вегана? 🧐 @Whatthefshow
01:01
История одного вокалиста
Рет қаралды 7 МЛН