iDLOZI likhuluma kanje Emakhaya ethu

  Рет қаралды 19,078

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

lizenza kanje izinto

Пікірлер: 104
@thuli507
@thuli507 2 жыл бұрын
Waphiwa ukuhlakanipha gogo, ubukeka umncane kodwa ulwazi onalo..siyabonga 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@user-tp5go9ly3r
@user-tp5go9ly3r 4 ай бұрын
Siyabonga ccwamy cishe thina nomdeni wamy sidinga ukuthi sikwenze lokhu ccwamy kuyasishaya kodwa sizobona ngani ukuthi kwenzekile cc sesiqedile ukwenza cc
@JabulilePrecious-qt7rp
@JabulilePrecious-qt7rp 11 ай бұрын
Bayekiswa kanjani gogo.Mhlampe wahamba ugogo ngokuhlukunywezwa.Waduba ikhaya lakhe.Wahamba washiya izingane
@noncedoblom5087
@noncedoblom5087 Жыл бұрын
Sawubona cc manje lonto isizwa ngani abantwana balwa bodwa nam futhi bayandilwisa
@user-mb4ny9rh3w
@user-mb4ny9rh3w Жыл бұрын
U Bua hamonate
@lindandevu597
@lindandevu597 Жыл бұрын
Eish ndimlowo ndicelubuza ungaphuma njani kwesosimo
@philifuze7009
@philifuze7009 2 жыл бұрын
Tjoo Gogo wamane wangena emzin wakitt omakoti ababinwa obhuti yinqwaba baba wayenesthembu kodwa makoti akukho noyedwa,ayke ukuxabana endlin yakwethu asibhekan kdw inkinga bamane baphume nam ubuqha abangifun nhlobo ngisho kunomcimb angitshelwa ngize ngizwe ngomakhelwane tjoo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ukuthi uyovala umsindo esekhona namanje edlozini lakho ukuze kuvaleke umsindo osekhaya lakho ngoba lona uqobo idlozi liyabanga ngizoyizama indlela yokukuxhuma ukuze uzokwazi ukthi kumele wenzenjani
@philifuze7009
@philifuze7009 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngingathokoza Gogo mawungangiyalela kuty ngingenza njan ngoba yimi ngedwa obonayo kuty msindo usuka emsamo into engiphatha kab kuty bawusuka bamane bahlanganyele mina
@BekezelaNdlovu-pf8bq
@BekezelaNdlovu-pf8bq Жыл бұрын
Thokoza gogo bengithi ngibuze ukuba ngamaphupho onke lawa owachazayo noma okunye yimpendulo yezinto ezenzeka mathupha njengokudikiza kweso
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 2 жыл бұрын
Syabonga MaMbotho usivula ngampela amehlo, ngicela ungaphelelwa amandla uqhubeke njalo usisize
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@mpholephoto5
@mpholephoto5 2 жыл бұрын
Gogo ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha abantu baningi begqoke okumnyama ugogo ongasekho ekhona enabazukulu nezizulwana nabantwana bakhe kusho ukuthini ngihlala ngiliphupha
@msukingwadla9852
@msukingwadla9852 Жыл бұрын
Yhooo konke oku ukutshoyo ukutsho kum ndingenza njani
@philanizaca755
@philanizaca755 2 жыл бұрын
Sawbona Ngicela ukubuza ngaphupha ngise ofisini emsebenzini kunesitebhisi khona phezukwaso kuhlezi lmenenja yami ingaqhokile.
@caithyseitheiso4575
@caithyseitheiso4575 Жыл бұрын
Sivala kanjani icencer, Thokoza gogo
@sandiswanonzuzo2773
@sandiswanonzuzo2773 Ай бұрын
Thokoza gogo hayi uyayibeka indaba cc siyabonga
@siziwesigodwana740
@siziwesigodwana740 2 жыл бұрын
👋👏🙌kwande Gogo
@thandekandlovu6386
@thandekandlovu6386 Жыл бұрын
Thokoza gogo angikutholi umangikufonela sengizame dorolo
@vukanidlamini7693
@vukanidlamini7693 2 жыл бұрын
Yooo inzima lento. Syabonga sisi Hlengiwe ngokusivula amehlo..👍
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga nami
@sizwemasondo2390
@sizwemasondo2390 2 жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela indlela yokulungisa njengokuthi bekunomuntu owahamba ephuza kakhulu noma umuntu owaphinga aganile kulungiswa njani
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
utshwala uyobuvala kaShembe hhayi ukuyosonta khona kodwa uyonikela khona buvaleke mase owaphinga uzomlethela inkomo la wayeshadele khona yokuhlawula
@nomalangamosotho8330
@nomalangamosotho8330 2 жыл бұрын
Yhoooo nkosi yam inzima lento umntu uqala ngakuphi nje xa kunje,enkosi gogo ngokusivula amehlo and ezizinto siyazibona qha ungazi ukuthi uqale ngakuphi,ngoba nam sengineyam ifamily but ube ubona ukuthi lento yenzeka kuni isuka kude,abantwana abangafana nje bonke abanampumelelo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
qalaningalokhu enikubonayo ukuthi ningakwazi ukuqala ngakho kodwa maniqala nenza kuzoqala kulunge nakunina
@annankosi7635
@annankosi7635 Жыл бұрын
Thokoza Gogo siyabonga
@mthulisenicele886
@mthulisenicele886 6 ай бұрын
Sengizame kaningi ukukufonela ngingakutholi
@thandomabizela860
@thandomabizela860 2 жыл бұрын
Another video! 😌😁💃🏽💃🏽💃🏽 We are being spoilt this week!
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngizokwenzanjalo bo
@lungelo5541
@lungelo5541 2 жыл бұрын
Ngyabingelela gogo, syabonga ulwazi osipha lona. Ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthin uma umndeni omkhulu kodwa u Baba no mama abasekho, seksele abantwana ababili kade umndeni umkhulu. Abantwana bashona bayalandelana sekuze kwangena nabazukulu manje. Ngapha imisebenzi abayitholi abazukulu kwabadala iyaphela, utshwala obuhamba phambili nesthunzi sesiphelile nya. Ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kokhona okukhulunywa idlozi lenu lapho kunina eningakunakile uma kungasikhona ukugangwa ngedlozi ngokuthwebula ngicela ungiphe inumber yakho noma email yakho
@luandantshakai4166
@luandantshakai4166 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo ,mina nginazo ingane ezimbili ,manje inkinga asisezwani nomama bengani zami , and manje angikahlawuli neyodwa ngesizathu sokuthi ngisabamba ngiyekwa ,sengisho amatoho, manje masengifuna uthatha umakoti mele ngithatha omunye wabo noma ngenze njan because ayisathelelani amanzi sidalo.....
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
hlawula izingane ke ukhokhe nenkomo kamama wakhe umakade wawugezile umuzi hlawula ke manje uma wawungawugezanga ugeze ,
@puritytabete2149
@puritytabete2149 Жыл бұрын
Thokoza gogo .....mina ngingumlanjwana.... Ngashada sehlukana sixabana nomnyeni wami ephuza eseze aphakamise isandla ...ngafaka isehlukaniso ..... umama ongizalayo washadela komunye ubaba behlukana angazi inkinga yabo... Ngicela ukubuza yisiphi isibongo engimele ngisisebenzise nngoba ngiqaphele ukuthi nangamhla ngigcagcela kulomuzi angikhumbuli ngithelwa ngenyongo sagcina ngokuhlabisa..... manje ngididekile yisiphi isibongo esingiphethe.... ngicela usizo dadewethu....awungicacisele sengikhulile nangeminyaka nginezingane zabafana
@mthulisenicele886
@mthulisenicele886 6 ай бұрын
Ngiphuphe ubhuti wami elimele eshonile koda uyaphila
@user-kr5tg3jm2m
@user-kr5tg3jm2m Жыл бұрын
Hi mina ngiphuphe umuntu engimaziyo webala elimhlophe engixoxela ngomuntu engimthandayo kt ubethenge ibhasi bt yacwila imali yakhe ngob umuntu abethenge kuye lelibhasi ushonile n nonkosikazi uthi ngeke ambuyisele imali so yacwila kanjalo kuchazan cc plz
@wilfredsmith4085
@wilfredsmith4085 2 жыл бұрын
Gogo sacela ubuza mna ndingomnye umntu ongahlalwa ngamabafazi ndiyagana myb sihlale 1year after sixabane emnke ngoku ndigane oweshlanu,nangk akukulanga ndingalungisa njani siza Gogo.
@phindilemichael352
@phindilemichael352 Жыл бұрын
Enkosi maMbotho washo kwavokotheka ndiyazbongela kulenkulumo yedlozi uba likhuluma kanjan that was helpful and informative Camagu 🙏🏽🙏🏽
@mthobisingcobo6408
@mthobisingcobo6408 2 жыл бұрын
Amen gogo cela ungihlaziyele la ngiphuphe ngibona inkomo engimangazile lenkomo inalo lonke uhlobo lwemibala
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuhlangana kwedlozi lakini ,lakomama,ngayoyonke indlela ababenzakahle nababengenzi kahle zinhlangothi zombili bahlangana ngoba bafuna ukuthi usize bona ukuze ubasize nawe
@ndumisobiyela1061
@ndumisobiyela1061 2 жыл бұрын
You are amazing gogo ngikwethulela isgqoko
@thembinkosithwala2058
@thembinkosithwala2058 2 жыл бұрын
Thokoza gogo umangabe waphupha umnikazi wenkonzo embethe ijazi elimhlophe ephethe nenduku yethusi uyalithenga yini ijazi elifana nelakhe ulisebenzise na
@thandazilemaseko1072
@thandazilemaseko1072 2 жыл бұрын
Nginenkinga yokuphupha ngi qabulana nomuntu wami senza ucansi njalo manje angiqondi ukty kusho ukuthinn ngcela ungchazele
@Mzwa7
@Mzwa7 2 жыл бұрын
Siyabonga.. Ngicela ukubuza kushoni ukuhlala uphupha ujahwa ngabantu or udubulana labantu ongabazi or ukuphupha usongelana nomuntu ongamazi? Anginazitha empilweni yami ngingumuntu ohlala ezithulele nje... Ngicela usizo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunabantu bakini abahamba ngezandla zabantu abangalungiselwe lokho kodwa manje batshengisa wena ukuthi kuzobanjalo nakuwe izothakathwa izitha ungenzanga lutho kodwa kuzoba ukuthi kumele uyosusa ukuthakathwa kwedlozi lakho elahamba ligijimisana kwaze kwangena abangaphandle kulo kumele ukuvale lokho
@dimakatsonkambule6825
@dimakatsonkambule6825 2 жыл бұрын
Thokoza gogo mina ngi phuphe u mama wami o se wa shona e thi o lambile ko sho ukuthini lokho gogo 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ucela umenzela umsebenzi oqondene naye
@vusithusi4105
@vusithusi4105 2 жыл бұрын
Ngyafisa ukukubona ,ukuphi nendawo gogo?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
weVusi ngicela ungibhalele ngiyokukusiza khona la ungaze uphatheke kabi bongokungibona ungabhala
@patienceburri494
@patienceburri494 2 жыл бұрын
Umusa ngi hlutshwa ne phupho le cellphone (in different ways runing thieves taking it to me ,, in cumbi paying with it he change he give back 2 cellphone travel and small one my cellphone on charge he use it and put it back
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kunomuntuophazamisa umthandazo wakho owenzayo kwesinye iskhathi ngoba uyamgqilza ezintweni zokuganga azenza kuwe ifoni isho umthandazo obheke edlozini lakho lakunkulunkulu
@thandazileshabalala1212
@thandazileshabalala1212 2 жыл бұрын
Gogo kunjani umama wami wayethanda ikweletu ngimthethise ngize ngikhale ngoba wayehluka ngizo ukusithengela ukudla nezimpahla zokugqoko leyonto isihlasele mina ngiba nezikweletu ezingaphezulu komholo ngingathengi ngisho ukudla ngicela ukubuza gogo ngabe umama wami ungene kimina yini ngizosizakala kanjani gogo ngisiza gogo ngisenkingeni
@nozabelonombewu3640
@nozabelonombewu3640 2 жыл бұрын
Camagu ndiphupha ndivele xa ndizibona ndinxibe impahla zamaqhirha ndiyoko yoko zintsimbi ezimhlophe ne laphu elimhlophe entloko ndicela incazelo 🙏🏽
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ukhonjiswa umsebenzi okumele uwuthathewedlozi lakho elifuna uluithathele wona kulo
@nozabelonombewu3640
@nozabelonombewu3640 2 жыл бұрын
Ndiyabona sisi kuhle ukwazi loku👏🏽
@carolntombenhlecossa8817
@carolntombenhlecossa8817 2 жыл бұрын
Syabonga gogo ukhule
@andilemahlangu219
@andilemahlangu219 2 жыл бұрын
hello Sisi ngabe kusho ukuthini ukuphupha inyoka enkulu kakhulu emnyama, kodwa iphuma emnyango wakini e front bese iya kumakhelwane wakho ohlala opposite nawe ingene ebodweni lase toilet kodwa inyoka enkulu kakhulu emnyama, bese mawungena ekhaya egedini uphuphe imfene encane uyishaye ngemphama ingabuyiseli kodwa ingalwi encane nje ngabe kusho ukuthini look?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kukhomba ubuthakathi okukhona lapho ukuthi niyagadlwa zonke izinsuku manje likukhombisa lokho idlozi lakho nokuthi bayalivala idlozi lenu lisebenzele phansi elinikunika nina kungacaci
@Stories.with_Nana
@Stories.with_Nana 2 жыл бұрын
Sawubona mama I Dreamt of being at someone else's wedding , what could it mean . Ngiyabonga mama 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika isifo
@khanyidube2247
@khanyidube2247 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo. Ngabe kuchazani ukuzibona usemsebenzini nabantu owawusebenza nabo kodwa ungasasebenzi lapho futhi babe bekujabulele
@xolisilemakhaye4745
@xolisilemakhaye4745 2 жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphupha amabhayi nama jazi manje ngiligqhoka ngayiphi indlela noma ngivele ngiziqghokele?
@somahhashiznchanel4944
@somahhashiznchanel4944 2 жыл бұрын
Ngiyezwa mambotho mine okwami kuhlukile cc,ngiphuphe umuntfu egcoke imphahla Yami isikipa simbamba nje Kan Mina asingibambi Siba free,ngaphinde ngaphupha ngishaywa ugesi ungizintila
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi nimenzela okuncane kakhulu kunalokhu okufanele nimenzele khona koda nivele nenze okuncane nibe nikuzama okungamenelisa,manje ukushawa ugesi kungase kusho isexwayiso sento abangasekho abangahambisani nakho khumbula ugesi ukhanyisa kanti futh uylimaza ngaleyondlela idlozi lakho liyanikhanyisela okuthize nina koda ninga naki likhuluma lokho ukuthī sekuzogcina kulimaleka uma ninganakile zamani ukuth nibenzele into ebanelisayo ukuze banele bajabule
@somahhashiznchanel4944
@somahhashiznchanel4944 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngiyabonga cc hlengiwe,nkinga angati yini lemele kwenze cz ngike ngahamba ngophahla esdulini samashekeshe
@elizabethbadela8260
@elizabethbadela8260 2 жыл бұрын
Tokoza gogo, nfiphupha imama wam osewashona ingathi ishona okutsha,ingathi ngiyakhala ndinikwa ingubo (blanket) zakhe ezivela kuye esibhedlela ,ngathi ndiyathuthuzelwa ngomunye utamkhulu nosister wam omncimci uyakhala uyathuthuzelwa ngabantu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi ubekuyima ehamba ehlula inhlabathi
@elizabethbadela8260
@elizabethbadela8260 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 enkosi gogo ndabonga
@hlengiwembatha713
@hlengiwembatha713 2 жыл бұрын
My guides showed me you.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kanjani MaMbatha ngicela ungichazela uma ungakwazi
@nontobekobhengu3417
@nontobekobhengu3417 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo yazi usho ingane Ka cc wami Ave iphuza ivuka ngakho utshwala & intombazane masidakiwe ivele ilwe Nami nje sengvele ngiyibalekele ngoba ngyazi izosusa ukukhuluma ilungiswa kanjani lento ngoba uzolahlekelwa I ksasa ngenxa katshwala
@babalwagaika2091
@babalwagaika2091 2 жыл бұрын
Ndicela ubuza xawuphuphe inkomo ezinkulu ezimnyama zisilwa phakathi emanzini elwandle ndiyaxolisa if ndiphuma ecaleni ndihleli ndihlutshwa ngamathongo..Enkosi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
khululeka akunankinga ukubuza mfwethu,kusho ukuthi kunalabantu bakini abashona bengezwani abasalwa namanje futhi njengoba mezimnyama kusho ukuthi basangcolile ngoba abakhunyuleliwe bangagezwa ngoku basenjalo nakunina nasedlozini abageziwe zamani ukugeza mase nenza inhlambuluko yokungezwani eyabakhona besaphila
@sinenjongogcelu3028
@sinenjongogcelu3028 2 жыл бұрын
Yithi ndikuphindele leli phupha ngithi mina ndaphupha ubhuti wam omdala ongasekhoyo emhlabeni xa efika kum ebekade ethula Mna ke ndikhale xa ngimbona ndithi Mna kuye ubekade ekuphi nah manje angandishiyi kwakhona athule libuye kathathu leliphupha ndacela Kemna kuye Uba xa eza kum makakhulume nyani ke weza wafika wakhuluma ephupheni ngathi undikhombisa isandawana Uba yiyo ke into yemali Lena masihambe nayo kodwa sasiphila Sona xa esiphethe ngathi uthi ndisifuye yena akavani namayeza kuba wathi kum kudala xa ndandithenge imbiza yoku hambisa wabuza Uba ndiyinyanga nah wabe ndimbona Uba akathandi ebusweni qha bandifuna ndodwa emanzini ikinga and apha ejozi siyabulawa emlanjeni Kubi kunzima noba ndiye ngoku kuba ndiyosaba mina kodwa nabo bavele bandivezele into esemanzini xa ndifika ndim ndodwa okhoyo ngoku ndosabe ngenye indlela kuba ndibonile ephupheni ukugcina kwam ndaphupha ndibanjwa inkunzi emfuleni and nyani xa ngifika ndabona abafana ababini bathi bacela imali kum ndathi andinayo ngenhlahla kwavela omnye ubhuti Naye wabe ezogeza bandiyeka ngolohlobo ndabe ndibabona Uba lobhuti ubengekho ikhona into ibizokwenza apha ndasinda kanjalo ke Sisi pls ndicela undiphendule ngeliphupha lam
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
leli phupho lithetha ukuba wena kumele ungawusebenzisi umthi ngoba uyakungcolisa kodwa ungacabangi ukthi uzoya kumntu ozokuvulela into zakho ngoba uye qobo ozokubamba wena inkunzi ngedlozi lakho kodwa kumele wena ukhulume nobhuti wakho akuphe into oyifunayo ubekuchazela lokho ukuthi uyakuva mawuthetha kanye nedlozi lakho liyakuva thetha nabo bazokukumamela bakuncede kakhulu ungadlali abantu bemithi namayeza lisho njalo iphupha lakho
@sinenjongogcelu3028
@sinenjongogcelu3028 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 enkosi Sisi Lena into yesandawana athi masihambe naso siphila Sona kuba yiso esiza nemali ngicela uthi fahla fahla kancane lapho Sisi wam
@mariantimane8578
@mariantimane8578 2 жыл бұрын
Like u
@sinenjongogcelu3028
@sinenjongogcelu3028 2 жыл бұрын
Kodwa uphiwe mambotho ndiyakuvuma mina manje kuba ukunye kwami ukuphendule ebendine mibuzo ngakho enkosi Sisi ukhule ngokwase moyeni
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@veronicamandla4285
@veronicamandla4285 2 жыл бұрын
Kufakwa kanjani ukufa ukuze lungs buyi kuphinde Lele ngendlela eye ?
@gracemaruma4982
@gracemaruma4982 2 жыл бұрын
Can the family do the ritual themselves or a traditional healer is needed for guidance, or are there any mutis needed in such rituals?
@waltersthemba2008
@waltersthemba2008 2 жыл бұрын
Syabonga sisi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga nami
@elizabethbadela8260
@elizabethbadela8260 2 жыл бұрын
Ndicela ubuza gogo lithetha ukuthini
@kaygeemabaso2580
@kaygeemabaso2580 2 жыл бұрын
Sisi Hlengi ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini Uma uqeda ukuphahla bese mawuphuma endlini bese uhlangana ne Mpangele eduze ko mnyango, igijime bese iyandiza?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kusuke kufike ozolalela wena kulokhu osuke ukhala ngakho mase hambisa umyalezo wakho khona kuzobuya impenduloeqonde ngqo
@bukhosibakhermpangase709
@bukhosibakhermpangase709 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu gogo ukusihlaziyela, umsebenzi wakho uyancomeka. Ngicela ukubuza gogo kusho ukuthini ukuphupha uwuthisha mawuphuma eclassini uthi uyochama livene lihlome izulu linethe kakhulu kuwe amaclass kuwe izihlahla lah eskoleni, uma ngith ngbuyela ekhaya ngfike umuzi wakithi uwile wonke, imoto yam nansiya igugulekile yahlofozeka... Ngith ngisacabanga ukuth ngizoth kwi-insurance kwenzekeni🙆‍♀️, kuvene kuqhamuke inkukhu eyodwa emhlophe ngiphaphame ngiyibamba ngith ngifuna ukubuyela nayo ekhaya.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukukhala nokudinwa kwedlozi lenu eningaligcineli imicimbi yabo likhalela ngisho inkukhu nje uma ningakwenzi kuzokonakala lungisani ngoba ukuduma ulaka lolo oludlula nemphefumulo ,imoto iguguleka ukuphelelwa ikona konke onakho lungisani bo ubutshelwa lokho njengoba kuwena ubuwuthisha baqonde wena impela okumele wenze izinto noma ukhulume nabathize ekhay lakho
@bukhosibakhermpangase709
@bukhosibakhermpangase709 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu gogo👏
@thandazamahlangu6391
@thandazamahlangu6391 Жыл бұрын
Ngiyabonga Gogo.Gogo ngisesbhedlela ngiphuphe ngisekhaya kunezimbali endlini engihlezi ngizithelela ngojeke kodwa ke ephupheni bengizithelela nge hose pipe mangizibuka zikhula ziluhlaza ingabe lisho ukuthini ??? Ngìbonge Gogo iseza impendulo and God bless you
@sinenjongogcelu3028
@sinenjongogcelu3028 2 жыл бұрын
Sengikhona mambotho klk ndicela undiphendule torho kwelaphupho ndicele ukuthi undiphendule lona
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngizobuyela kuwe manje nje
@sinenjongogcelu3028
@sinenjongogcelu3028 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ok thanks sisi
@bhekiswangidi6753
@bhekiswangidi6753 2 жыл бұрын
Thonkoza gogo utholakalakuphi ngidinga wena kakhulu ngihlale phansi nawe kuyangibhedela kodwa amaphupho ayafinki nemiyalezo ecacile edinga ubuntu ofananawe makhosi
@spitshomboli7714
@spitshomboli7714 2 жыл бұрын
Kuvalwa njani sisi wamu.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kuvalwa okubi ababekwenza
@spitshomboli7714
@spitshomboli7714 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngiyenza kanjani ukuthi ngibavale bonke abenza okubi kumina.ngithwele nzima ngezitha.
@gugulethuzondi667
@gugulethuzondi667 2 жыл бұрын
What if it's the other way around, a woman get lobola'd many times but it never get to marriage all all the men she dates
WHAT IS AN ANCESTOR (YINI IDLOZI)| HIS MAJESTY KING SOMNALA
5:36
King Somnala - Nala Mandate
Рет қаралды 2,4 М.
UMOYA OKULIWA NAWO YILO
31:11
HX MBOTHO
Рет қаралды 16 М.
Фейковый воришка 😂
00:51
КАРЕНА МАКАРЕНА
Рет қаралды 7 МЛН
POV: Your kids ask to play the claw machine
00:20
Hungry FAM
Рет қаралды 14 МЛН
Electric Flying Bird with Hanging Wire Automatic for Ceiling Parrot
00:15
Amaphupho aveza ukungabibikho kwedlozi ekhaya
10:03
HX MBOTHO
Рет қаралды 29 М.
Umbonakanjani umuntu omkhethelwe idlozi lakho
23:20
HX MBOTHO
Рет қаралды 19 М.
Ubungozi bokuqamba ingane ngegama likaKhokho noma uMkhulu....
15:19
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 6 М.
GCWALISA AMANDLA ESITHUNYWA KANJE
11:17
HX MBOTHO
Рет қаралды 36 М.
UKUFIKA KWENYOKA ELUHLAZA EKHAYA KUSHONI
14:22
HX MBOTHO
Рет қаралды 16 М.
UKUKHULUMA NEDLOZI ngalendlela kungakulekelela
14:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 34 М.
UKUVIMBA IDLOZI ELINCOLILE EMPEPHENI
8:43
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 21 М.
IZINHLOBO ZABATHAKATHI ,YINI BEKWENZA LOKHU
23:26
HX MBOTHO
Рет қаралды 8 М.
Signs that Shows ukuthi Une Isithunywa Nedlozi(Ubona Kanjani Ukuthi Une Isithunywa Nedlozi?)
13:45
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 14 М.
Ubona Ngani Ukuthi UneSthunywa.[0780046059]
14:46
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 293 М.
Фейковый воришка 😂
00:51
КАРЕНА МАКАРЕНА
Рет қаралды 7 МЛН