KHAYA MSELKU-UMUHLE,UMGQUMENI,UMAHAWUKELE,SHWI,UKUXABANA NO MGQUMENI ETC...

  Рет қаралды 11,899

PERFECT TV SA

PERFECT TV SA

Күн бұрын

IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT

Пікірлер: 224
@ThaboMolefe-fl8es
@ThaboMolefe-fl8es 4 ай бұрын
Ai cha noma engazidedelanga lezo ngoma, kwaMseleku sagcina ukuthanda umuntu ngoMgqumeni kodwa bantu bakwa mseleku nasiphula inhliziyo ngomgqumeni anisalindanga ahlanganise no 30yearz😢😢😢
@BonginkosiGoodman
@BonginkosiGoodman 4 ай бұрын
Ayinamshana intambo yesginci ikhala koyishayayo. Namanje ngisabheja ngeBhova likadikadika
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 4 ай бұрын
Wayengeke umgqumeni athwale ngomalume wakhe umahawukela, iphimbo lomuntu aliqhamuki enyangeni uzalwa nalo, abahambe phela no lusanda beye emancwabeni kamgqumeni bese beshaya ingoma, vuma wayenesiphiwo ukuhlula wonke umuntu owake wakhona kanye nabo bonke aboyofika sesingasekho THE ONE AND THE ONLY MASKANDI ARTIST, UMGQUMENI IDLAMANZI ABAKWETHU AMAGCOKOMA khohlwa vobo,ngikushaya ikhanda ngempela wethu ❤✌🏿
@sibonelomthembu1614
@sibonelomthembu1614 4 ай бұрын
Udlala umona lomfo
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 4 ай бұрын
@@sibonelomthembu1614 kubobonke abakhona akekho oncoma ingoma, ngabe kanti wenzani lengaka
@MthokozisiMsimango-vy9pi
@MthokozisiMsimango-vy9pi 4 ай бұрын
Umuntu owayengamfuni umgqumeni nguye lo
@SethundaloNomoyi
@SethundaloNomoyi 4 ай бұрын
Lo baba ukweli sayidi lalinga mfuni mgqumeni mina ngiyabona
@IsraelMsawakhe-ie1lq
@IsraelMsawakhe-ie1lq 4 ай бұрын
Babevele begadlana nomgqumeni usenenzondo lo
@njabuloalbert1745
@njabuloalbert1745 3 ай бұрын
😅uzwakala olimini kuth babemmonasela ngoba enzima kakhulu enesiphiwo
@sihlesiyanda5492
@sihlesiyanda5492 4 ай бұрын
Isiphiwo saMgqumeni sabahlukumeza bonke laba bakwaMseleku namanje futhi kusenjalo.
@SelulaHlela
@SelulaHlela 4 ай бұрын
sengyilalele yonke le interview akukho nokukodwa akakbalayo okuhle ngeBhova njengomuntu osesematheni kuze kube namanje🥲, kodwa angikho lapho kungakuhle uma kuwukuthi abafwethu bayabona imphumela yokuthi ingane ihlala kanina wayo ukt iba njn
@BonginkosiGoodman
@BonginkosiGoodman 4 ай бұрын
Ibhova kudala likhala ngabakwa Mseleku.
@ThaboMolefe-fl8es
@ThaboMolefe-fl8es 4 ай бұрын
Kuna mazwi akhulumeka ku interview ka baba uMpongose okuthi babengasavumelekile ukubona ibhova, uma befona kuthiwa usencono kodwa kukhona umuntu okhalayo eceleni, into engifisa ukuyazi ukuth ubani lo wayesevimba abantu abawusizo kwiDlamanzi?
@SelulaHlela
@SelulaHlela 4 ай бұрын
@@BonginkosiGoodman ayy labantu kshuthi banomona ngempela mn i thought ukt mhlampe bayasukelwa
@SelulaHlela
@SelulaHlela 4 ай бұрын
@@ThaboMolefe-fl8es ngyawakhumbula eshiwo uQondani 😥😥
@mkhonzenivvtgatsheni3421
@mkhonzenivvtgatsheni3421 4 ай бұрын
Ayi le interview ayshayi njee khona.....lobaba akayiphenduli kahle lembuzo asuke abuzwe yona....akukho njee okuhle nge BHOVA
@SfundoMathe
@SfundoMathe 4 ай бұрын
No mf2 ukhaya uchaza ngakwaziyo thina syamaz wafike wadlala straight istayela sikamahawukela or bekumele kuzochaza wena mhlampe wazi kancono
@KhanyisaniShange
@KhanyisaniShange 4 ай бұрын
ubuswa utshwala bephepha i know him esasiza ubabomncane uSpho kwezinye ingoma
@umduduzitopic9891
@umduduzitopic9891 4 ай бұрын
Yazi mabethi u Mgqumeni wayebaleka mayebona lensizwa kushukuthi wayemxhaphaza esakhula njengoba wayebaleka mayemubona kodwa wayengasho ekhaya ngenxa yikwesaba nokuba umfana kodwa mangi buka kakaze abenothando lomshana wakhe uMgqumeni ngokubona kwami umubono wami lona😂😂
@JosephShivoko
@JosephShivoko 2 ай бұрын
hayi leyi sizwa benyanisile Umgcumeni babamzonda bakubo nyoko kwa Mseleku
@SizweZungu-xu3my
@SizweZungu-xu3my 4 ай бұрын
Sheppard ngyaqala ukubona ubuza ngokwesaba awumbuzi ngani ukuthi Mgqumeni why bebemzondo phela umgqumeni ubengafihli ukuthi babengamfuni
@SiyabongaNgema-ie7dr
@SiyabongaNgema-ie7dr 4 ай бұрын
Le interview iyona ewu Nqo impela ekhulumaa iqiniso musani bantu bakith ukufuna umuntu asho okuthandwa yinina.ukhuluma okuyikho nje manje uzokujikaa kanjani?thina bafwethu asilalele ngoba vele sasingekho.
@SelulaHlela
@SelulaHlela 4 ай бұрын
ngyakuzwa mnewethu why pho angasabali nokukodwa nje okuhle okwakwenziwa uMgqumen nanokukhuluma nje ngempumelelo yakhe
@SiyabongaNgema-ie7dr
@SiyabongaNgema-ie7dr 4 ай бұрын
Mhlampe lokho qhawe sekungancika kwindlela obesenza ngayo uMgqumeni ngoba yena phela uMgqumeni wayesegadla kwizinsizwa zwakwaMseleku lapho ezeth intambo yesginci ayinamalume ikhala koyishayayo lentembi le.kahle kahle mina la ngifunde ukuth umgqumeni akabanga no danki kubantu abamveza ngoba kwanaye uMuhle wayesethuka kant uyena owamfukula ekhaya.mmh
@SelulaHlela
@SelulaHlela 4 ай бұрын
@@SiyabongaNgema-ie7dr akube sobala ker ukt ubengazile ukzokhuluma amaqiniso wonke ngoMgqumen uma ksekhona akakugodlayo okunjengempumelelo yakhe
@Mzukulukakhondi
@Mzukulukakhondi 4 ай бұрын
Manje wena ukuthathaphi ukuthi ukhuluma okuyikho lombhemu ngoba phela nawe wawungekho 😏
@SizweZungu-xu3my
@SizweZungu-xu3my 4 ай бұрын
Lomuntu usalizonda namanje ibhova ..sengyabona why noNoqovula wayelizonda ibhova
@mlungisisipho7169
@mlungisisipho7169 4 ай бұрын
Khona uyambona nokukhuluma ngaye ngathi uyaphoqeka
@sibonelomthembu1614
@sibonelomthembu1614 4 ай бұрын
Wayeqinisile u DSD uma ethi banomona laba
@ayandag5langa731
@ayandag5langa731 4 ай бұрын
Uyazi into engiyinothisa kule nkulumo amaciko ayengesabi ukucela ukufundiswa ukucula ingakho eyivuthwe kanjeya❤❤
@smonzamanci3305
@smonzamanci3305 4 ай бұрын
Bamfundisa walibamba leligama elithi advance lobaba alipheli emlonyeni wakhe🤦‍♂️🙆
@mduduzicharlessbiya5655
@mduduzicharlessbiya5655 3 ай бұрын
Mxxxm unenzondo e serious ngo Mgqumeni loBaba laliqinisile iBhova malithi abantu bakwa Mseleku banomona bonke nangu omunye wakhona
@SiceloMasondo-df5zj
@SiceloMasondo-df5zj 4 ай бұрын
Akalufuni ngempela iBhova lethu lobaba uyanginyanyisa uzophupha aze afe ngyamuqalekisa
@sihlesiyanda5492
@sihlesiyanda5492 4 ай бұрын
Kuyahlangana impela abantu bakwaMseleku babelizonda ibhova njengaye lo
@NonzalisekoKemese
@NonzalisekoKemese 2 ай бұрын
Siyakbongis mfeth inhle into oyenzay ,Min ke ngicel ungilandel uMkholwane
@SiphamandlaButhelezi-ig1qh
@SiphamandlaButhelezi-ig1qh 4 ай бұрын
Ibulawa insangu lento yakwamseleku nenhliziyo embi ayihambe iyokhenikha imoto lento into eyaziyo
@SiceloQwabe
@SiceloQwabe 3 ай бұрын
Wena uwumfana kamahawukela wogodo lalisho kanjalo ibhova
@MagolideMagolide-hz4oy
@MagolideMagolide-hz4oy 4 ай бұрын
Wayevele emhlukumeza umgqumeni nasebuncaneni bakhe yingakho wayebaleka noma embona
@KhulekaniRadebe
@KhulekaniRadebe Ай бұрын
Hhowu libaba umbimba ngisho ekhuluma 🥱🥱
@SenzoSibisi-b9w
@SenzoSibisi-b9w Ай бұрын
Impela inzondo yakwa mseleku iyonanto eyenza ibhova libusiswe mazulwini nasemathongweni ngoba ai umona ngomshana syaybona
@SenzoVusi-u8q
@SenzoVusi-u8q 3 ай бұрын
Lento ayifuni ngisho kukhululeka manje inyanyiswa kuth bayibuza ngoMahawukela noMgqumeni angith akubona abendlu yakwabo kune nzondo njee
@SiyavuyaMdlophane
@SiyavuyaMdlophane 3 ай бұрын
lento Yale channel eyokudicilela uMgqumeni ne Ndidane okunye kuhle singakwazi akakho ongenaso esakhe isono nephutha
@masoshamchunu8653
@masoshamchunu8653 4 ай бұрын
Indlela okwazi ngakhona ukulandelela into mft iyangijabulisa mina, ku p2 ngicela ubuze ukhaya ukuthi kwakubaphatha kanjani ukuzwa umgqumeni ecula ngokungaphatheki kahle kwaMseleku. Njengengoma ethi ningahleka impela bomalume niveze elomhlathi ningakhohlwa nami angikakhohlwa niyangizonda ningizondela ubala.
@AsandeBhekokuhle
@AsandeBhekokuhle 4 ай бұрын
Usekhonani u Muhle emhlabeni?
@Mabhanti
@Mabhanti 4 ай бұрын
Lelikhehla libulawa inzondo namanga. Akaze edutshulwe kanjani uMgqumeni ngoba uVimbephi wakuvuma kuthi wadutshulwa waze wakuveza ukuthi wayenenxeba lokudutshulwa.
@gcinanivincentzulu3728
@gcinanivincentzulu3728 4 ай бұрын
Unenzondo le ejulile ngeBhova
@mholikhumalo339
@mholikhumalo339 2 ай бұрын
Lo baba uzonda iBhova lethu.
@mduduzinsushemkhize
@mduduzinsushemkhize 21 күн бұрын
Khaya is not make sure kwayena ayikhona
@PhilaniSosibo
@PhilaniSosibo 4 ай бұрын
Wemanqele mft khohlwa abant beslisa bakwamseleku scela ukuthole komama nomakot bakwamseleku sizwe isayidi labo kut bona babezizwakanjn ngomgqumen nokut wakhulakanjn uthole nakwabanye ayesindelene nabo basirshele nangezgameko ezamehlela ekhula ezefikekthen uyagula .kningkakhul esikdinga ngomgqumen njengomlamdo yeb kzovela okuhle nokubi.kodwa syeken baft ngomnden wakwamselek akuwonawodwa othintana nokzalwa kwamgqumen nakwakhumalo bakhona nakosbiya asingahlukunyezwa ngomgqumen ephila azashone sihlukunyezww nomesashona klokukugqugquzelwa inzondo ababenayo ngaye nokuth wewmunt omub ..wakgala ngomnden wazewafa umgqumen abant bakwamselek sesiryt bhut ngabo asisading okngaphezkwalok abasenzakona kwanele akungalok kukhohliswa kdukiswabant.lokhaya wabo smaz kdala nenkulumo zakge nezinto ayezenza wmndenin kumgqumen benomuhle nonowovula siryt bhut cela nistholele abazokhuluma okuhlukile makuyinzondo basho esngakwaz amaqiniso.lekamahawkela ayphelele fut okning uyakfihla nakhona ngingashukut kwabanesandla somnden ukufa kwamahawkela njenga nakumgqumen.futh wefanel mgqumen ayobika akhale kmahawkela ngoba uyenayedwa owemthanda nowekesaydin lakge ayengambikela njengomzali.lento yondlwemnyama nonkosnathi ayngaqhudelaniswa nomgqumen ngob mgqumen weyethunen lamahawkela ehamba nengan nombden fut ezisiz ingan ezveza eculanazo .labendlwemnyama bavel bafunukthwala nokcindezela intethint ibhova.
@SfundoMathe
@SfundoMathe 4 ай бұрын
Umnumzane ohlala emanzini ubusika nehlobo ngyakuzwa mfoka shukumakoti
@KhayelihleShongwe
@KhayelihleShongwe 4 ай бұрын
Without of thina , sicela upart 2 ka khaya mseleku kukhona okushodayo
@minenhlexulu6936
@minenhlexulu6936 4 ай бұрын
Ubangani nebhova lomuntu ngempela??ngoba usecacisile ukt akalifuni sdalo nje😂
@ntokozomnguni2467
@ntokozomnguni2467 4 ай бұрын
Unomona
@gcinasimphiwe518
@gcinasimphiwe518 4 ай бұрын
MfokaDuyaza Syabonga muhle umsebenzi owenzayo kuMaciko akithi buka nje iHlanganani kade ingawashwa ndawo kodwa lokhu uyibize la kwiPerfect TV isiyaqashwa
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 4 ай бұрын
Mfethu 🙏
@Beastking687
@Beastking687 3 ай бұрын
1. Rex Rabanye 2. Mfaz'omnyama 3. Umahawukela 4. Soul brothers
@khumalobirdman1533
@khumalobirdman1533 4 ай бұрын
Empeleni ngibona inzondo ejulile kulomdodovu wekhehla..ngibuka le interview ngenhloso yokuthi ngizozwa okuhle nge Dlamanzi ngoba ngifuna ukududuzeka kodwa sengivele ngathunukala inxeba...Lisamile iBhova namanje liyidlela amahlanga xolisani inhliziyo maphikankani
@powellndlovu5379
@powellndlovu5379 4 ай бұрын
Uqinisile sbali lobaba usenayo inzondo ngoMgqumeni.. Uyezwa nje akalibali ibhova ebantwini abashaya iginci
@ntokozomnguni2467
@ntokozomnguni2467 4 ай бұрын
Babengamfuni shame kodwa ke akubasizanga ngoba thina siyamthanda
@senzogasa9747
@senzogasa9747 4 ай бұрын
Ayinamalume intambo yesgingci ikhala koyishayayo.
@sakhilemhlonipheninzuza
@sakhilemhlonipheninzuza 4 ай бұрын
cha xolisinhliziyo Mseleku kuyenzeka uThisha afundise kuphume uDokotela.ngavele ngakhumbula Abakwethu. ningahleka impela boMalume ningakhohlwa nam angikhohlwa
@BonginkosiGoodman
@BonginkosiGoodman 4 ай бұрын
Kudala Ibhova likhala ngalabantu
@MenziDlamini-im1oi
@MenziDlamini-im1oi 4 ай бұрын
😂😂😂😂Lobaba wayangalifuni ibhova
@Bandile-w9f
@Bandile-w9f 2 ай бұрын
Manje nihlezi kanjani
@luckysithole2525
@luckysithole2525 4 ай бұрын
Umuntu ongalifuni ibhova uyamuzwa...uthini lobaba,uthi into eyaxabanisa ibhova noMuhle yikuthi ibhova lalithanda abafazi. Yazi bengithi mhlampe uzothi ibhova lahlaba intombi kaMuhle. Lobaba uyabheda ungaphinde umbize uzoqhatha abantu
@MenziDlamini-im1oi
@MenziDlamini-im1oi 4 ай бұрын
Nami bengilindele lokho😂😂
@siyabongakhumalo8941
@siyabongakhumalo8941 4 ай бұрын
Kodwake uKhaya ngeke sikunanaze ukut ubonakala ewumuntu owayengamfuni naye uMgqumeni akamukhulumi kahle sdalo izonto ezinhle azenza akazibali
@juniorngwenya7990
@juniorngwenya7990 2 ай бұрын
Ufafabulana
@MhlengiOnke
@MhlengiOnke 4 ай бұрын
Sicela usilandele ushobeni khuzwayo
@sakhilemhlonipheninzuza
@sakhilemhlonipheninzuza 4 ай бұрын
😂😂 is'ngisi kuMseleku. zijuqu
@kamaveetv
@kamaveetv 4 ай бұрын
Asibonge mfikaManqele yabona uKhaya awumbuzi umbona ikhanda akalibheki kodwa ngoba lifonela amaphoyisa nje liyazi impilo ebebeyiphila nomzala bakhe ukuthi injani🤞🤞
@Mdu-e8z
@Mdu-e8z 4 ай бұрын
Umgqumeni kwakuyingane eyaba nesphiwo kanti iphiwa ekhaya konina veleke omalume banomona makufika lapho mina ngyayiqonda lento yonke
@ntokozomnguni2467
@ntokozomnguni2467 4 ай бұрын
Vele omalume bayaluma abashana
@inkunziisematholeni6658
@inkunziisematholeni6658 4 ай бұрын
Lento muyilalela akukho okuhle ekukhuluma ngomgqumeni lokho ke kusho lukhulu ngayo,umgqumeni uyohlala eyinkosi kamaskandi futhi sohlala simthanda umculo awucula uyophila inguna phakade
@bethwellsizwe3665
@bethwellsizwe3665 4 ай бұрын
Unamanga lomasaka neJezelikhulu
@ntokozomnguni2467
@ntokozomnguni2467 4 ай бұрын
Shuthi bonke kubo ojezelikhulu😮
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 4 ай бұрын
Uqinisile impela ukhozi lwenza okuthandwa yilona ayi abalaleli
@mlungisisipho7169
@mlungisisipho7169 4 ай бұрын
Kune album angiyifunayo yalendoda
@ngubanembomvu2962
@ngubanembomvu2962 4 ай бұрын
WeManqele kuzofanele uthole uKhuzwayo ndoda lento ekhalisa ubaba kmele ikhulunywe lendaba to get closure kulobaba
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 4 ай бұрын
Imali anginayo wathi ufuna imali bafo😢
@ngubanembomvu2962
@ngubanembomvu2962 4 ай бұрын
@@perfecttvsa7051 imali for logistics?
@ntokozomnguni2467
@ntokozomnguni2467 4 ай бұрын
Kanti wena awuyenzi yini imali ngalomsebenzi wakho
@KhanyisaniShange
@KhanyisaniShange 4 ай бұрын
mina ngicela umuntu ongasixoxela ngoSpho mfana Wemponi noMNIKAZI Majola
@DumisanikaCabekaKaJuba
@DumisanikaCabekaKaJuba 4 ай бұрын
Ey kaze washonaphi loyombhemu uMfana wePoni ngoba wayecula boh
@BelugaBelugas
@BelugaBelugas 4 ай бұрын
Umfana weponi ukhona ushaya izinyoni ekhaya ,,u Mnikazi Majola yenake akanamlando otheni yikho nje ukuthi wayecula kahle
@mphilisenisithole1508
@mphilisenisithole1508 4 ай бұрын
Washona nje uMnikazi Majola waBafana beNkululeko.
@KhanyisaniShange
@KhanyisaniShange 4 ай бұрын
@@BelugaBelugas no mina ngiyingane kaBHUTI wakhe uSPHO ubaba omncane just ukuty ngifuna umuntu owazi kancono ngaye ngoko mculo wakhe yena washona so washiya ingane yomfana neye ntombazane so i real want know abt him deep when to come music kuze nomfwethu eyokwazi ngoyise ....mina nguZITHOKOZELE SHANGE eDENNY DALTON BT ryt now im at PRETORIA TUT
@KhanyisaniShange
@KhanyisaniShange 4 ай бұрын
@@mphilisenisithole1508 Kudala washona yoooo ngangisafunda nami yooo yayicula leyo ndoda noma yayiqhathwe nje nowakithi koda hhay babecula
@phumlanimakhathini2794
@phumlanimakhathini2794 4 ай бұрын
Inzondo mnumzane ay ngeke
@sibonelomthembu1614
@sibonelomthembu1614 4 ай бұрын
Ile okthiwa eyeqiniso
@ngubanembomvu2962
@ngubanembomvu2962 4 ай бұрын
42:01 very sad ukubona umuntu omdala ekhala kanje
@ntokozomnguni2467
@ntokozomnguni2467 4 ай бұрын
Ukhaliswa yini lomasaka
@sibongisenimjaji3246
@sibongisenimjaji3246 4 ай бұрын
Yazi ngakhumbuka ingoma yeBhova ethi Ngafela endlini kwethu ngibulawa ngumuntu engimethembayo. x2 Ngibulawa isihlobo umalume ngibulawa ngumuntu engimethembayo. Ngibulawa isihlobo ngumzala ngibulawa ngumuntu engimethembayo.
@dumakude7180
@dumakude7180 4 ай бұрын
Udakwe yin kazi lobhuti
@sizwekhohlwani8228
@sizwekhohlwani8228 4 ай бұрын
😂😂😂kodwa uyabhunqa nawe bafo kuyasho ukuthi ungowakwamanqele kodwa mfto siyabonga muhle umsebenzi wakho kushoda udlubheke manjr
@Mzukulukakhondi
@Mzukulukakhondi 4 ай бұрын
Iyasixubela izindaba lenkunzi thina sifuna umlando womculo Hhayi ezomndeni wabo asingeni thina lapho
@powellndlovu5379
@powellndlovu5379 4 ай бұрын
"Baqamuke bengesezwani" kodwa wena uthatha lokhu okweza noMuhle ukuthi yikho okuyiqiniso.. Awazi ukuthi yini isizathu esenza ukuthi uMgqumeni acabange ukusula kwiGallo
@MjikelezoMseleku-qs2qf
@MjikelezoMseleku-qs2qf 4 ай бұрын
owakith mpela lo ulaka unalo no shephadi yamsaba🤣
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 4 ай бұрын
🤣🤣🤣
@zenandedlamini448
@zenandedlamini448 4 ай бұрын
nimnikeleni insangu lo tyma 😃
@KhanyisaniShange
@KhanyisaniShange 4 ай бұрын
niyibonile ifoni yakhe neJezi lakhe kwakumzonda lokhu uMGQUMENI
@phiwayinkosimthethwa570
@phiwayinkosimthethwa570 4 ай бұрын
Ei mfoka Mseleku unethiwe mahn
@mthokozisivelabahlekezwane9118
@mthokozisivelabahlekezwane9118 3 ай бұрын
“Yikho ke uMuhle ngagcina ngsondelana naye” esikwaziyo ukuth obese sondelene noMuhle kakhulu ngeke akhulume kahle ngo Mgqumeni kanti futhi obesondele kuMgqumeni kukancane akhulume kahle uMuhle
@uMHLAKA-01
@uMHLAKA-01 4 ай бұрын
Into engiyiNothisa ngaloBaba uFike wabhema insangu eHostela,then ngendlela wahamba edla INiphu yeSminofu...So ilezoke nje izinkinga zakhe njengamanje engiz'bonayo.
@LindaniNkosanaMbatha
@LindaniNkosanaMbatha 3 ай бұрын
Engabe Nathenjiswani ngegazi lika Mgqumeni kwa Mseleku ngoba namanje nisamuzonda🤞🥱
@celukuthulashange1045
@celukuthulashange1045 4 ай бұрын
Kusamele iphinde ibuye leyo nkabi. Kuningi kakhulu esingakufunda kuyo. Uyabona ke manje usuwenzan isense more manje umculo kamaskandi kimi
@FalakheSfisoManqeleTv
@FalakheSfisoManqeleTv 4 ай бұрын
What a perfect Sound Wakithi
@sbusisoqmbhele3665
@sbusisoqmbhele3665 3 ай бұрын
Angike.ngingacomment ngiqale phansi ngilalele lapha hleze ngithi ngiyacomment ngicomment ngemizwa hai ngokukhula nokuzwa .
@sabelosicelo9357
@sabelosicelo9357 4 ай бұрын
Manqele ngicela ukustholele skhumba zondi ekezochaza lana lento echazwa ukhaya angiyizwa kahle Mhlampe skhumba angayicacisa kahle nom uhalabane mchunu abantu engicabanga ukuthi basebenzile nomahawukela bangayichaza indaba kamuhle Kanye nomgqumeni nalo ikhande ekhulu leli .lona angimuzwa nje into ayichazayo
@busisanizwanemaskandi3085
@busisanizwanemaskandi3085 4 ай бұрын
Mseleku... A perfect example of a dysfunctional family.
@MelusiCyril
@MelusiCyril 4 ай бұрын
Ngiyazi usebenza kakhulu ngabaculi bamaskandi ngicela ulande uSjava singathola okuningi ngaleya nsizwa
@lunganimngomezulu9442
@lunganimngomezulu9442 3 ай бұрын
aw suka madoda umnumzane ohlala emanzini ubusika nehlobo kodwa izinyawo zakhe zimahhedlehhedle
@PhumlaniDlamini-c8h
@PhumlaniDlamini-c8h 4 ай бұрын
Lomuntu ukhuluma izinto eyningi ezingadingeki yebo zimnandi indaba zakwa Mseleku ngoba isbongo esidumile kodwa indaba esingazidingi lezi😂😂😂😂😂
@sfisongcobo6536
@sfisongcobo6536 4 ай бұрын
Inkunzi uKhaya Mseleku akanabukelisi sifuna abantu abanjena abakhuluma iqiniso, uMuhle Khuzwayo wayenzima kakhulu 🙂
@Duma_Mphondi
@Duma_Mphondi 4 ай бұрын
Uyawazi ke wena umculo Yaz....🙌🏿
@sthembisokhanyile8587
@sthembisokhanyile8587 4 ай бұрын
Kuno bani?
@sthembisokhanyile8587
@sthembisokhanyile8587 4 ай бұрын
Wayecula impela kodwa ibhova lalingenhla kakhulu
@KhanyisaniShange
@KhanyisaniShange 4 ай бұрын
koda bhuti uKhaya awuyiphenduli kahle imbizo...ngiyazazi mina izingoma zakho khona nala usebenza khona noSPHO Mfana Wemponi/Ibhele Elihle
@sandilentshangase
@sandilentshangase 4 ай бұрын
Lobaba nje uchemile kodwa cha ibhova lalingenhla kakhulu lacula kunesikhathi labahlula oMuhle bekhona nabo oKhaya laba lase lizihambela. Leyo noma esengayibamba manje kunezingane ezincane eziculayo esesizilalela kwaMseleku salalela iDlamanzi neGcokama umahawukela nje kuphela. Laba abanye abazamayo kwaMseleku ay angiboni kahle
@welcomenkosinathidube7805
@welcomenkosinathidube7805 4 ай бұрын
Ningahleki impela bomalume nihleke niveze elomhlathi izinyo ningakhohlwa nami angikakhohlwa
@bongumenzimlaba3016
@bongumenzimlaba3016 4 ай бұрын
Ningahleka impela boMalume ningakhohlwa nami angikakhohlwa lasho iBhova
@dogofigo5485
@dogofigo5485 4 ай бұрын
Umbila ziyambabaza zithi likhulu ikhanda mfoka Mseleku
@mlungisisipho7169
@mlungisisipho7169 4 ай бұрын
Hhayi engathi akuhambanga kahle
@ndlovuempowermentndlovu9871
@ndlovuempowermentndlovu9871 4 ай бұрын
AY lomuntu ulanda indavundavu nje uthi esachaza eshiye eye kokunye tjooo
@MnyekeniMpungose
@MnyekeniMpungose 4 ай бұрын
Wekhaya mkhulu sbonge nhenzondo onayo ngebhova lethu indlela obeka ngayo kunenzondo onayo mkhulu akusenani
@KhululekaZuma
@KhululekaZuma 4 ай бұрын
Lona unenzondo nje eqala ekhuluma nakumaqembu akubo uthi kwakuLeader uMuhle kubhekha uMuhle aiii akamfuni lona othandwa yithi(iBhova).
@MbekiseniNicholasMathonsi
@MbekiseniNicholasMathonsi 4 ай бұрын
Siyawuzwa umlando awuchazayo umfoka Mseleku kodwa awuphelele sifuna awulande kuze kufika la kudlula khona uMuhle emhlabeni neBhova nokunyeke kune Albam yeNsizwa zakwa Mseleku engingayazi ngathi uyikhiphe esihloko kukhona okuzovela kodwa angimuzwa ekhuluma ngayo sicela u part 2 asinelisekile
@MbongiseniMajozi
@MbongiseniMajozi 4 ай бұрын
Wesisheli sami uhlala ngokubaleka njalo lo njena ngizokuthola ehlane uzolikhuluma iqiniso awu madoda uschitha mthombo bayosala bebutha
@MhlengiOnke
@MhlengiOnke 4 ай бұрын
Sicela u part 2 kuningi okushodayo
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 4 ай бұрын
41:24 Lepart 💔😓🙌
@MqobiNzuza
@MqobiNzuza 4 ай бұрын
Ukhuluma ngo Buhle begubazi...ngiyozilalela ngingedwa.
@KhulekaniMadondo-y2j
@KhulekaniMadondo-y2j 4 ай бұрын
Yaze yakhala lensizwa mayixoxa ngoxabana kwalama qembu
@PhilaniSosibo
@PhilaniSosibo 4 ай бұрын
Asngabunjwa senziwizlima sizesbone 💔
@Mtungwa6989
@Mtungwa6989 4 ай бұрын
Cha le channel iyawubonda lomndeni ayi kancane
@BusaniNdlovu-if9xt
@BusaniNdlovu-if9xt 4 ай бұрын
Engathi akasaphathekile kahle ekugcineni
@phakamanisithole9058
@phakamanisithole9058 4 ай бұрын
Cha uKhaya kaze amthanda uMgqumeni
@BelugaBelugas
@BelugaBelugas 4 ай бұрын
Manje udinwa yini uMselegu ngasekugcineni ngibona esehlisa umoya, noma akajwayele ukuba ku interview I hour lonke😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 4 ай бұрын
🤣🤣🤣 ziyayishuka imbodla la🤣🤣
@uNelisani
@uNelisani 4 ай бұрын
Yibo omalume ababezonda ibhova belizondela ubala
@ThandukwaziNENE
@ThandukwaziNENE 4 ай бұрын
syabonga Duyazi muhle umsebenzi ngihlekiswa ukuthi uKhaya uthi yena wayethi umculo intoka Government 😂😂
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 4 ай бұрын
😂😂😂😂
@FikileGumbi-dr5lu
@FikileGumbi-dr5lu 4 ай бұрын
Kunezinto ozigodlayo lombemu
@MhlaliseniNgubane
@MhlaliseniNgubane 4 ай бұрын
Angiyizwa mina into yalomuntu uzidakelwe nje
@ayandazulu8014
@ayandazulu8014 4 ай бұрын
Stop interviewing umuntu uma edle amankwebevu
@BhekumuziZondi-cv8ig
@BhekumuziZondi-cv8ig 4 ай бұрын
Ubuhle beGubazi bona ngena kanjani abafana bakaMahawukela
SHAPALAQ 6 серия / 3 часть #aminkavitaminka #aminak #aminokka #расулшоу
00:59
Аминка Витаминка
Рет қаралды 2,1 МЛН
Как подписать? 😂 #shorts
00:10
Денис Кукояка
Рет қаралды 8 МЛН
How To Get Married:   #short
00:22
Jin and Hattie
Рет қаралды 24 МЛН
Please Help This Poor Boy 🙏
00:40
Alan Chikin Chow
Рет қаралды 23 МЛН
UMUTHI VS SEX/UCANSI VS HEALING/UKWELAPHA  WITH PROPHET MAVUSO
1:04:57
Munchies and Thoughts
Рет қаралды 5 М.
SEPTEMBER 2024 COMIC AWARDS
50:33
Comic Pastor
Рет қаралды 46 М.
How I Received the Death Sentence
30:22
The Agenda Network
Рет қаралды 13 М.
MNTEKHALA-ASIXABANE NO SHWI,MANYATHI,MAHAWUKELA,MTHWALO ETC...
1:32:18
I was never after Mphowabadimo’s money | Themba Broly || Ep 13
1:00:52
In Detail and Beyond Podcast
Рет қаралды 21 М.
SHWI-MNTEKHALA,MANYATHI,MAHAWUKELA,KHELINA,QINSEKA NO SMONYO ETC...
1:07:07
SHAPALAQ 6 серия / 3 часть #aminkavitaminka #aminak #aminokka #расулшоу
00:59
Аминка Витаминка
Рет қаралды 2,1 МЛН