UKUDIKIZA KOMLOMO,ISO Kchazani

  Рет қаралды 172,350

HX MBOTHO

HX MBOTHO

2 жыл бұрын

kuchaza lkhu okulandelayo

Пікірлер: 416
@NjabuloLuyanda-ph4nm
@NjabuloLuyanda-ph4nm Ай бұрын
Sawubona.Ngicela ukubuza uma uziluma umlomo ongenzansi udla kuchazani
@bangizwane8689
@bangizwane8689 Жыл бұрын
Amen ngiyabonga kakhulu mina ngihlezi ngilunywa isandla saka ryt ngicela impendulo ukuthi kusho ukuthini
@user-ky6iy2lp7w
@user-ky6iy2lp7w 2 ай бұрын
Ake ngilinde nawe kimi ziluma zoy2
@bulelanisimonnduku1807
@bulelanisimonnduku1807 Ай бұрын
Ndinengxaki umlomo wam uyadikiza ngezantsi kwelicala le right
@zukiswabada6165
@zukiswabada6165 2 жыл бұрын
Ave umuhle bandla Hlengiwe . Thanks for all the information I've learnt a lot.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga Zukiswa
@sibongilezikalala
@sibongilezikalala 2 жыл бұрын
Wow Siyabonga informative 👏
@mdudlamini7507
@mdudlamini7507 2 жыл бұрын
Evening...thanx for today's topic,very informative and you look great🙏asibonge
@angelam6466
@angelam6466 2 жыл бұрын
Syabonga ngendlela osivula ngayo amehlo ngezincazelo zakho, kusho ukuthini ukuphupha umama wakho osashona ehamba nengane yomfana lengane iqgoke izicathulo ezimnyama ezinkulu kunayo zomuntu omdala futhi ezibukeka sengathi kade zaziqgokwa azigugile kodwa sezindala
@rhulanifurumele9728
@rhulanifurumele9728 Жыл бұрын
Thanks for explaining all the dreams ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@phumelelemoshweshwe4351
@phumelelemoshweshwe4351 Жыл бұрын
Jehova Zesuliwe inyembezi kum❤️💃💃🤦
@mandymthembu300
@mandymthembu300 2 жыл бұрын
Sibonge gogo. Umzimba mawushaqa is'khathi esiningi. Ngesingisi bathi 'shiver down the spine' kuvele neskhumba senkunku. Noma ngizihlele ngedwa.
@nombulelohlengwa4685
@nombulelohlengwa4685 2 жыл бұрын
Siyabonga gogo ngezincazelo. Kusho ukuthini ukudikizelwa ithanga lakwa right ngenhla kwedolo.
@ndabeziqubu350
@ndabeziqubu350 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo, syabonga ngolwazi oschathazela lona. Ubaba nomama bashada umshado omhlophe, umama wangabe esagidiswa angeniswe ngokusemthethweni emzini. Iso lami langakwesobunxele selidikize isikhathi esingaphezulu kwezinyanga ezimbili lidikiza ngezansi. Ngcela ukbuza ukuthi kusho ukthini lokhu. Ngyabonga.
@nkosiyethumatope8214
@nkosiyethumatope8214 2 жыл бұрын
Syabonga gogo izfundiso nokthola ulwazi olukhulu 👏
@user-zk1kc2or6i
@user-zk1kc2or6i 4 ай бұрын
Amen ngicelubuza ukuziluma uma udla njalo hhah ngafa siza Gogo
@CindyBekwa
@CindyBekwa 3 ай бұрын
Amen Gogo kusho ukuthini ukuvakelelwa izindlebe
@busizweephraimmagalela5385
@busizweephraimmagalela5385 2 жыл бұрын
Siyabonga Sisi Uma udikizelelwa ilendawo engezansi kwamakhwapha ngabe kuchazani lokho,🙏
@sphakutu8549
@sphakutu8549 Жыл бұрын
The way I love how you explain dream is just too much .I love your work please keep it up .may God and your ancestors bless you with more wisdom!
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
That's what I've noticed about her aswell. Full service, uyaknelisa, uknika lonke futhi!👍🏾
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@lucy3808
@lucy3808 2 жыл бұрын
Amen gogo ngiyabonga bengihleze ngibuza ukuthi yini lidikiza phakathi weshiya nehlo ngibonge
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@nokukhanyanokubonga154
@nokukhanyanokubonga154 Жыл бұрын
Amen gogo ngabe kuchazani ngaphupha umama enginika ubanana omuhle ewukhe sihlahleni ngawvula ngadla ubesane minyaka emibili adlula emhlabeni
@nandiphamasoka1590
@nandiphamasoka1590 2 жыл бұрын
Waze wamuhle cc syabonga ngengcazelo😍
@hlengiwemkizeyvonne378
@hlengiwemkizeyvonne378 Жыл бұрын
God Bless you ... Hope it an end of pain and tears 4 me
@zamamgabisa5090
@zamamgabisa5090 Жыл бұрын
Siyabonga makhosi uma kudikiza ithanga kuzube kushukuthini
@learnextramaths
@learnextramaths Жыл бұрын
Sawubona nkosazane Ngicela ukudlulisa ukubonga okukhulu, ngiyefunda kakhulu lana ekhasini lakho. Abadala abaqubeke bakwabulele izimfihlakalo 🙏 Ngabe kucazani ukulunywa izinyawo kanye nezandla. Ngingajabula mangase ungicaze ngazo zonke izinhlangothi. Ngiyabonga 🙏
@lihlemngadi5725
@lihlemngadi5725 8 күн бұрын
Mina angiphuphanga ngabe kuchazani kuhlephukelwa izinyo ube ungadle into eqinile lihlephuke hle
@noncedondlozi7256
@noncedondlozi7256 Жыл бұрын
Ngibingelele nkosazana ngicela incazelo umakudikiza isihlathi ngaphantsi kweso kwa left 👏👏👏
@lindiweprecious2636
@lindiweprecious2636 Жыл бұрын
NAMI nginaley nkinga bengithi ngizothola incazelo hope one day uyophendula
@NomvulaNhlapo-tl9kw
@NomvulaNhlapo-tl9kw 4 ай бұрын
L​@@lindiweprecious2636
@khulekanidiya
@khulekanidiya 2 жыл бұрын
Siyabonga Gogo ngokusichazela .Izichazelo zakho zenza umehluko omkhulu Kimi .Thokoza Gogo , ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha isibaya Kumane kuvela inkomo ezahlukahlukane ezimnyma ezinye zibe bomvu .
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kukhomba isimo sokubakhona imali nokuthi kunedlozi elidinga ukugezelwa abangakhunyulelwanga inzilo ingakho kubakhona ukukhonjiswa imali ekhona kodwa ivaleleka ngokwesibaya ngoba kukhona abakhombisa ukungasizwa uma ngase bededele leyomali bazosala abangagezwanga qala ugezele bona kuzolunga iyofika kuwe leyomali mawenzenjalo
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 2 жыл бұрын
Siyabonga Ndlondlo 👏👏🕯
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@godsgraceyaweh4204
@godsgraceyaweh4204 2 жыл бұрын
Siyabonga sisi ukudikiza kwezandla kushoni kona ngiyabonga
@malusindebele6736
@malusindebele6736 Жыл бұрын
Sayabonga kakhulu mama.Ngicela ukubuza la kusho ukuthini uma uphupha kuthiwa nansi insimu yilungise bese uyatshala
@masilomoesha8073
@masilomoesha8073 2 жыл бұрын
Thank you mama❤️ Kodwa ngisacela ucaze le yesandla Uku luma kwesandla
@estherdibakoane5955
@estherdibakoane5955 2 жыл бұрын
Siyabonga gogo.Kusho ukuthini ukuphupha amaphoyisa
@ZinhleManana-ju7gd
@ZinhleManana-ju7gd Ай бұрын
amen ngecel kubut kusho kudikizelwa ngematsanga omabili
@nthabelengmatabane5814
@nthabelengmatabane5814 2 жыл бұрын
Syabonga sisi Hlengiwe izincazelo
@olgamagozana9309
@olgamagozana9309 Жыл бұрын
Sawubona sesi Hlengi ,sibonga usizo lwakho,umma kudikiza isince ke kushoni
@sabelosthole6074
@sabelosthole6074 2 жыл бұрын
Camagu gogo ngicela unginabela kancane ukudikiza kwesphongo ngoba iyangihlupha 🙏🏼🙏🏼🙏🏼
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 2 жыл бұрын
Yazi wena 🥰
@paulosnzimande7177
@paulosnzimande7177 2 жыл бұрын
Sawubona sis Mbotho. Ngisalindile ngencazelo yephupho lami lezinkanyamba ezimbili. Ngiyacela sisi.
@lilymaziya2605
@lilymaziya2605 Жыл бұрын
Thank you for sharing this Thokoza Gogo 👏👏.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@DellyNgubane
@DellyNgubane Күн бұрын
Ngicela ukubuza ukuthi mawuphupha bathing ugcoke ubuhlu ezandleni obumhlophe nobubomvu nobu blue an ngaphuphupha an umuntu athi ngingahambi ngibuza abantu bazongithathela izinto zami
@busiswandadane4891
@busiswandadane4891 2 жыл бұрын
Siyabonga sis Hlengiwe🙏cela kubuza kusho ukuthin ukuphupha usendumbeni yomuntu ongamazi ethi angkhombe inkukhu yami emhlophe, ngayikhomba then wayuhlinza mese wafuna ukungichaba ngala ngaphetha ngathi mina angilikhiphi igazi emzimbeni wam ngba nginabantu abadala.then wathi anghambe ngoba angfuni angchabe. Ngthe mangihamba umsizi wakhe wangibamba ensithweni wathi ngi week la. Ngase ngikhala lokhu kokubhonga kwezengoma base bengibuka behleka bethi kuncane lokho kuningi engisazokubona
@busiswandadane4891
@busiswandadane4891 2 жыл бұрын
Nokuphupha ingulube,nezinyoka ezahlukene kukhona e black and white ne purple ibimfishabe. Maliqubeka ngaphupha sihamba uhambo olude siyoshaya inyoka enkulu ehlathini sigcine sibuye nayo Koda ibiphethwe umakhelwane beyivalele kwi cage usaphila Koda Uma ngiyibuka bekungathi akuyona inyoka ngoba ibinophondo elimhlophe
@happinessntshangase1349
@happinessntshangase1349 2 жыл бұрын
Siyabonga gogozi.makudikiza isandlake kusuke kutheni
@MissJay-q1l
@MissJay-q1l 10 күн бұрын
Syabonga Mbotho.❤ingabe kusho ukuthini ukphupha uthola umsebenzi?
@SiphesihleNyandeni-gd4qz
@SiphesihleNyandeni-gd4qz 7 ай бұрын
Syabonga cc kusho ukuthini ukudikizelwa ithanga la left
@mazulu6786
@mazulu6786 2 жыл бұрын
Amen gogo ndicela ubheke emails zakho please. Kuchazani ukuphupha kudikiza isisu okanye uve ngathi kukhona into enyakazayo esiswini
@nokulungaportiandlovu7963
@nokulungaportiandlovu7963 Жыл бұрын
Gogo syabonga.... Kuchaza ukuthini ukudikiza kwehlo lakwa left suku lonke namhlanje.... Ngiku7 days fasting ngoba ngifuna ukuya emanzini manje angaze noma kuqondene nakho yini. Thokoza
@thembelambeki1533
@thembelambeki1533 Жыл бұрын
Thokoza gogo Mina ndihlezi ndidikizelwa limehlo lase left and iyandikhathaza leyonto❤
@mangema3zn
@mangema3zn 2 ай бұрын
Makhosi🙌🙌💕
@khanyidube2247
@khanyidube2247 2 жыл бұрын
Sawubona dadethu. Ngabe kuchazani ukuzibona ufole kulayini ngathi niyophaka ukudla emuva kwe meeting e college or conference kanjalo. Ngibonge
@samsonmasuku2466
@samsonmasuku2466 Жыл бұрын
Ngiyabonga Kakhulu Bengidikizela Amahlombe Sengizwile icazelo 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
yebo ngyabonga
@mandymthembu300
@mandymthembu300 2 жыл бұрын
Ngyavusela Gogo. Makudikiza izinyawo kuchazani. Kwesinye isikhathi ziyaluma. Ngcela ulwazi. Ewu iliso lami lwesokudla lokhu lidikizile for two weeks manje
@fikilengcobo101
@fikilengcobo101 2 жыл бұрын
Injani cc ngyabonga ngeyncazelo cela kbuza kuthi kusho kthini ukuphupha uphezukwendlu nomuntu othandana naye 🙏
@sthembilemthembu9531
@sthembilemthembu9531 2 жыл бұрын
Good morning Gogo. Ungadinwa uwusizo. I dreamt ekhaya kunenja emhlophe kodwa bekungathi ayiphilile uboya bucethukile one side. My late gogo wathi ibanjwe azoyibulala. My son wazama ukuyibamba kodwa yabaleka. Yabuya seyigcoke izimpahla sokuwu mfana ongakhula naye sikhuliswa ugogo wayengenabazali. Ethi kugcono uyohlala emgaxweni kunokuthi bambulale. Ngabe kushoni ngingamsiza kanjani?🙏 kudala bengimuphupha kahle engiceda. Lately ngimphupha engazothi uthwetshuliwe usetshenziswa kunzima. Besizwana kakhulu esaphila. 🙏🙏
@elliotsidjiyo
@elliotsidjiyo Жыл бұрын
Ndiyabonga gogo. Mna ilihlo phantsi nangaphezulu. Isandla siyarhawuzela esasekunene.
@user-fz5ig8zw5x
@user-fz5ig8zw5x 4 ай бұрын
Syabonga Hlee
@gwentenokubonga3778
@gwentenokubonga3778 2 жыл бұрын
Enkosi kakhulu, Yhooo soloko ndizibuza uba kwenzekani ngam xakwenzeka njalo 🤔 Thank you so much
@user-fr4ji3uf4p
@user-fr4ji3uf4p Жыл бұрын
❤ngiyabonga sis elam iso sekuneviki lidikiza kuleft side phezulu sekuqala ukungikhathaza
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 2 жыл бұрын
Thokoza gogo... mina kudikiza iso lesinxele ngaphezulu,,njalo uma ngithandaza; kakhulu ntambama🙏🏾 Ukuphupha uthenge imoto emhlophe kuchani sisHlengi, umngani wakho ayishayele igcwele umndeni wakho
@okuhlentshangase660
@okuhlentshangase660 2 жыл бұрын
Hi Sis Hlengiwe Siyabonga kakhulu..
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@Mabonizantuli-vr1ll
@Mabonizantuli-vr1ll Жыл бұрын
Thank you for explanation 👏👏.mina ngcela ukbuza kuthi Uma kudikiza umzimba wonke KUSUKE kuchaz ukthi??
@SaneleNgobane
@SaneleNgobane Ай бұрын
Ngyabingelela sister hlengiwe ngicela ukubuza lokho senginesonto ngidikizelelwa iso lesobunxele phezulu enkopheni ngabe lichazani
@wendyhlabe6093
@wendyhlabe6093 2 жыл бұрын
Sawubona gogo cela ukubuza makudikiza umunwe lona omkhulu onyaweni kusukuthin ngiyabonga
@fikilembatha1192
@fikilembatha1192 Жыл бұрын
Ngyabingela cc ngicela ukubuza Uma kudikiza Ishiya lakwaryt ngabe kusho ukuthini
@SBUDA_WORLDWIDE03
@SBUDA_WORLDWIDE03 Жыл бұрын
angazi noma imina kodwa ujule kakhulu kwiso laka right phansi ,wavele wakhohlwa ukucaza esweni phezulu
@nosindisosdudla3317
@nosindisosdudla3317 4 ай бұрын
Cabanga nam ngle ngith uzochaza elidikiza lwaright phezulu
@banjani3732
@banjani3732 4 ай бұрын
Cha impela akukho clear Gogo ukuchaza la
@loveyourinnerself
@loveyourinnerself 6 ай бұрын
Sawbona sisi, ngyathemba uyaphila. Ngidikizelelwa iso lakwaleft ekucijen kwalo duze nom’bombo, ngabe kusho ukuthi I lokhu
@prophetNjabulomngadi
@prophetNjabulomngadi Жыл бұрын
Uma kudikiza umzumba noma I part yomzimba
@nompumelelomajola2000
@nompumelelomajola2000 Жыл бұрын
Camagu gogo waze wawukhulula umoya wami. Camagu
@mafokomatha2318
@mafokomatha2318 2 жыл бұрын
Good morning Sis Hle,ngi vuka ngephuphe ngi saraudiwe hinyosi(bees)ziqamuka on my left and right sides and nga zibona sengi phethe icoffie mug zavela zacwala kuyo le coffee mug kodwa a zingi Lumia.
@zamamgabisa5090
@zamamgabisa5090 Жыл бұрын
Siyabonga makhosi
@zukiswabada6165
@zukiswabada6165 2 жыл бұрын
Umuhle bandla Hlengiwe. Ngibonga ulwazi osinika lona.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@nomsa8486
@nomsa8486 2 жыл бұрын
Good morning cc....ngicela ungubuza if udla ipapa ne cabbage ngusho unguthini
@nompumelelomngoma9318
@nompumelelomngoma9318 4 ай бұрын
Siyabonga izincazelo zakho kodwa awulichaza iso lokudla Uma lidikiza phezulu. Ngiyabonga.
@SibahleBiyela-ey4dm
@SibahleBiyela-ey4dm 7 күн бұрын
Ngicelavukubuza Uma kudikiza ubuso bonke kokunye kudikize umzimba wonke kuchazani
@gracesimelane3567
@gracesimelane3567 2 жыл бұрын
Izinto siakhonjiswa ,singaqondi ,kwesinye isikhathi singanaki ,ngoba ngempela ayikho into eyenzakalayo abantu abangasekho bengezi ukuzoyibika ,babika noma ngani.,siyabonga gogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga Grace
@ZukiswaDohmBhudlu
@ZukiswaDohmBhudlu 3 ай бұрын
Thank you just now kudikiza my upper lip and and hlale ndiphupha befuna undidlisa but kubekho into ethi don't eat uyadliswa usephupheni
@nontandosikhosana4016
@nontandosikhosana4016 2 жыл бұрын
Thokoza gogo, ngisacela ukubuza if uphupha uhamba esithwathweni ungazifakanga izincathulo kusho ukuthini
@anelehappy621
@anelehappy621 Жыл бұрын
Hi kuchazani ukuphupha umlaleli athi kuwe uthi ugogo wakho uthi thatha isithunywa sakhe bese akukhombise amanzi agcolile lapho ethi kumele ungene khona kunenyoka ebrown and black kulamanzi ifile isemanzini amnyama
@sandisoshembe9416
@sandisoshembe9416 2 жыл бұрын
Ukuphupha ulngisa isichaba kuze sikwazi kuvala ngomshudo
@mbongenigumede1213
@mbongenigumede1213 2 жыл бұрын
Sawubona phuphe ngisendaweni nje thize kunamanzi ngizama ukungena phumele ngale ngiphethe lezinto zokuthi ngingacwili emanzini ngaphenduka sengiphakathi enye indawoabengathi anamandla kakhulu engaze angithathe ngabuyela emuva zange sangena
@siphelelesibisi2496
@siphelelesibisi2496 2 жыл бұрын
First one to comment 💃, siyabonga kakhulu ngezimfundiso zakho🙏. Mina ngike ngidlikizelelwe nje umzimba kungathi ngiyashokeka kodwa akuhlali iskhathi esingange minute, kuyaye kuchazeni lokho?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kukhomba ukufikelwa idlozi kuwe ngaleso sikhathi uma kwenzeka lokho basuke bekuwe ngaleso sikhathi
@user-oe7xo3ku9q
@user-oe7xo3ku9q Ай бұрын
Ukuphupha utetisa umuntu osashona kuchazani
@ZinzileTshabalala
@ZinzileTshabalala 16 күн бұрын
Gogo Uma kudikiza engalweni kusho ukuthini?
@MantombiThusini
@MantombiThusini Ай бұрын
Siyabonga cc
@MaslungeLungac
@MaslungeLungac Ай бұрын
Syabonga Gogo 🙏🙏🙏
@mosesdlamini2165
@mosesdlamini2165 Жыл бұрын
ngiphuphe ngihamba ensimini ngikha amaselwa ngawathola abamaningi amakhulu nalamancane
@nonhlanhlamabaso3990
@nonhlanhlamabaso3990 2 жыл бұрын
Siyabonga cc izincazelo zakho. Mina ngicela ukuphuma esihlokweni, ngicela ukbuza ukuthi kuchazani ukuphupha impuphu eyonakele. Ngike ngaphupha ngithi ngipheka ipapa ngathola impuphu ingamageqele enye isiBrown enye igqakazekile ngagcina ngingasaphekanga. Ngabuye ngaphupha ngolunye usuku ngithi ngipheka ipapa ngathola impuphu ingamageqele futhi kwaba ngathi kukhona engimtshengisayo ukuthi Yayinjena ke lempuphu engangiyiphupha ngaloluya suku
@user-mu7sj9qs6z
@user-mu7sj9qs6z 11 күн бұрын
Ngicela ukubuza Uma uziluma umlomo ingaphakathi kuphindaphinda kathathu ngelanga
@NobuhleMncwabe
@NobuhleMncwabe 4 күн бұрын
Ukuzuluma umlomo kusuke kukhona abakhuluma ngegama lakho bekhuluma kabi
@virginiampofu3400
@virginiampofu3400 11 ай бұрын
Sawubona Sis Hlengiwe,bengicela ukubuza ngephupho lecansi/ukhukho olusesimeni esihle lugoqiwe lumisiwe, kuchaza ukuthini
@MbongeniSithebe-pw6yl
@MbongeniSithebe-pw6yl Ай бұрын
Ukunyakazelwa izinwele kuchazani
@funanithafeni7925
@funanithafeni7925 Жыл бұрын
Thokoza gogo Mambotho ukudidizelelwa sislevu ingasi umqala isilevu kuchazani
@mandysagcwabe9008
@mandysagcwabe9008 Жыл бұрын
Like languhlupha lidikiza iso ka right esansi eceleni and I thought khona into ezokwenzeka eqondene Nami and nhishawa nawuvalo
@lyricalzeekhoza6778
@lyricalzeekhoza6778 3 ай бұрын
Evening Gogo can I please ask what about Kuba nebhamuzana ngaphansi kwemlomo?
@thulisilemtolo80
@thulisilemtolo80 Жыл бұрын
Gogo amen ngicela ukubuza elam elakwa left hayi lana kuphuma khona inyembezi umama wam babengashadile bona
@SiphesihleShabangu-md2hg
@SiphesihleShabangu-md2hg 2 ай бұрын
Thòkoza gogo ngiphupha ngikhulula Ubuntu ongasekho izicathulo.
@sthemoyos4717
@sthemoyos4717 2 жыл бұрын
Thokoza gogo siyabonga imfundiso yakho enhle mina lidikiza phezulu
@Chicks_wabantwana
@Chicks_wabantwana Ай бұрын
Mina kimi kudikiza iso laka left phezulu kuphinde kudikize umlomo kuleft but not ngezansi.
@xolisilenkosi9831
@xolisilenkosi9831 Ай бұрын
Thank u for incazelo
@TebuhoDaniel-vl2nc
@TebuhoDaniel-vl2nc 4 ай бұрын
Aman ngiphuphe amfwethu a thi ufuna ukungivulela I khathi lase bank kodwa athi ngiyamubambezela
@user-ir8nq6pq2y
@user-ir8nq6pq2y Жыл бұрын
Thokoza gogo cela kubuza kuchazani kuphupha ibhayi eliyingwe emhlophe nokumnyama elinebhubesi ngath ngyohlanjululwa ngalo emanzini
@MbalenhlePromise-q7l
@MbalenhlePromise-q7l 9 күн бұрын
Sawbona miss MBOTHO , cela ukbuza uma ulunywa izandla zombili em Athens Azo kuchazan Ngyabonga
@spitshomboli7714
@spitshomboli7714 2 жыл бұрын
Morning sisi.ukudikiza kwesinye/isi beletho
@ntombingwenya4154
@ntombingwenya4154 2 жыл бұрын
Ngibingelele dadewethu ngiyabonga ukuchaza ngokudikiza ngenzansi esilevini ,asive sidikiza esami namhlanje ilanga lonke manje ngingasizakala njani
IZINTUTHWANE,UMUHLWA,IZINYOSI zishoni
12:57
HX MBOTHO
Рет қаралды 115 М.
idlozi elingamfuni othandana naye,ubonangani?
12:13
HX MBOTHO
Рет қаралды 295 М.
ОБЯЗАТЕЛЬНО СОВЕРШАЙТЕ ДОБРО!❤❤❤
00:45
Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?
26:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 57 М.
ISIZATHU ESENZA ABANTU ABADALA BAZIVEZE NGEZILWANE
22:55
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 226 М.
Uma behliphisa impumelelo yakho uzophupha kanje
9:08
HX MBOTHO
Рет қаралды 68 М.
Okusizayo Kwabakhohlwa Amaphupho.[0780046059]
12:54
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 47 М.
amaphupho abika ulaka lwabangasekho
15:19
HX MBOTHO
Рет қаралды 49 М.
IZIBANI NOKUSEBENZA KWAZO
48:47
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 322 М.
Ubona Ngani Ukuthi UneSthunywa.[0780046059]
14:46
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 276 М.
Chegutu : Ruvimbo wekuurairwa $100 onzi opfuka asati avigwa
1:03:06