1. *Uma uphupha umfino;* wuphawu oluhle uma uwubona, uwudla noma uwubona; lusho, inhlanhla, impilo enhle nende, inqubekelaphambili, ukuchuma, ingcebo, intuthuko, nempumelelo. 2. *Uma uphupha umfino;* wuphawu oluhle uma uwubona, uwudla noma uwubona; lusho ukuthi kukhona okhulelwe kwabanye abantu. 3. *Uma uphupha umfino;* wuphawu oluhle uma udla umfino; lusho ukuthi kungenzeka ubuthaka, noma usakhula ngokwevangeli kepha unalo ilukuluku lezwi likaNkulunkulu. Romans 14:2 One person has faith that he may eat all things, but he who is weak eats vegetables only. 4. *Uma uphupha umfino;* wuphawu oluhle uma udla umfino; lusho inhlakahle, inhlanhla, isibusiso, impilo enhle futhi ende, nengcebo ezayo. Daniel 1:12-15 ”Please test your servants for ten days: Give us nothing but vegetables to eat and water to drink. 13 Then compare our appearance with that of the young men who eat the royal food, and treat your servants in accordance with what you see.” 14 So he agreed to this and tested them for ten days. 15 At the end of the ten days they looked healthier and better nourished than any of the young men who ate the royal food. 5. *Uma uphupha umfino;* wuphawu oluhle udla umfino nabantu obaziyo; lusho ukuthi uzungezwe abantu abaqotho, abalungile nabanothando, futhi nimqondo munye, nenhloso eyodwa. Proverbs 15:17 It is better to eat vegetables with those who love you than to eat meat with those who hate you. 6. Futhi *uma udla umfino;* wuphawu kwesinye isikhathi olungasho ukuthi kumele ulinde uthandaze ngoba kunomkhunkuli ozama ukukugadla ngedliso elibi. 7. *Uma uphupha umfino;* wuphawu oluhle uma unikwa umfino; lusho inhlanhla nesibusiso, nokuthi uzothola umvuzo, inzuzo, noma umhlomulo uphinde waneliseka. Genesis 9:3 Every moving thing that lives shall be food for you. And as I gave you the green plants, I give you everything. 8. *Uma uphupha umfino;* wuphawu oluhle uma unikwa umfino; lusho ukuthi uNkulunkulu uyazinakekela, futhi uzohlangabezana nezidingo zethu. Genesis 1:29 Then God said, "I give you every seed-bearing plant on the face of the whole earth and every tree that has fruit with seed in it. They will be yours for food.