ukuphupha ithanga,izambane

  Рет қаралды 21,141

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

Пікірлер: 116
@SmangeleMnisi-yw8ej
@SmangeleMnisi-yw8ej 3 ай бұрын
Thokoza MaMbotho. Ngiphupha ngicoba ithanga ngifuna ukulenza nombhido ocrusiwe(umfuso wenkaka) kodwa ngilapho ngicwayisa bomakoti kuthi umakoti uyasikhandla kuze umdeni wakhe ube nokudla.... ngabe kushoni👏👏👏👏
@viviangoldstone1828
@viviangoldstone1828 2 жыл бұрын
Gogo siyabonga ngezifundiso zakho👏👏 Ngicela ukubuza kushon gogo ukuphupha ubhoko/ isihlangu bengilubuza komunye umfana kwi phupho ngimchazela ukuthi lukanjani Ngyabonga gogo
@minenhleuminathi539
@minenhleuminathi539 2 жыл бұрын
Mina ngiphuphe ngilipheka ithanga ngabe kuchazani lokho, Amen Gogo
@ntokozontokoh-d2i
@ntokozontokoh-d2i 7 ай бұрын
Syabonga maMbotho ukuskhanyisela uyisbusiso kakhul ❤
@joeoupa9560
@joeoupa9560 2 жыл бұрын
Thokoza ngicela ukubuza kengaphupha umkhulu obeletha UMMA ehleli kwakhe echeleni kwakhe kunemoto emhlophe ngimcawule ngezandla zombili ngiphaphame ngingabonga impendulo amen.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ukuxhawula kusho ukubingelelana nokwenza isivumelwano kuwe shukuthi kushoukuthi kunento eslivumile idlozi lakho ukuthiuyenza ngendlela futhi sebekuphakamisela kwelinye izinga bayakwethemba wawukhonjiswa lokho ukuthi bathemba wena bevuma ngaleyondlela kukhona lokhu ozokwenza okuzobasiza ezintweni zabo kodwa uzozuza nawe ngokusizana nabo
@alistarnoluthando3645
@alistarnoluthando3645 2 жыл бұрын
Ever since ngibuka your videos I've been getting clarity of my dreams, ukusa kwanamuhla ngiphuphe IThanga😩😩
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
yebo kunjalo nje usekhona ubaba noma umama wakho
@xoliswajakavula2906
@xoliswajakavula2906 2 жыл бұрын
Molo sisi ndicelubuza xa uphupha I butternut isikwe apha phezulu ibekwe phezu kwe nyawo zam kwangalemini enye umama wam yena uphupha I track enkulu iwe ngecala ine butternut ezininzi ingabe athetha ntoni sisi enkosi
@sindiswangubo2785
@sindiswangubo2785 2 жыл бұрын
My late mom gave me uplastik onamazambane kungathi ngyogibela ngiyethekwin. wathi nankamazambane hamba nawo uyowaphekethekwin. Ngathi mancane mAh wathi angihambe ngowambe nsimini. Besisekhabomama . Ngphaphame ngsensimini sengiyozmbela amazambane.
@PaulinaBabedi
@PaulinaBabedi 3 ай бұрын
Thokoza mambotho ngiphupha ngikha amaselwa nomfino ngabona ne bhece elikhulu ngingazi ukuthi ngizolicala ngakuphi ukulithwala ngicela incazelo 🙏
@vukanidlamini7693
@vukanidlamini7693 2 жыл бұрын
Dankooo thank you asbonge sisi Hlengiwe.. Uchaza kahle yazi..
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@kimzamisa8578
@kimzamisa8578 2 жыл бұрын
Siyabonga ngosizo lwakho lokuchathulisa mina ngiphuphe izintambo zasekhalweni iyodwa zihlukene amakhala amathathu kwaqashuka red and green kwasala emhlophe kusho ukuthini yebo ngiyifakile
@zandimbonambi8863
@zandimbonambi8863 2 жыл бұрын
Ay Sisi uyachaza and uyenza Clear lento❤Siyabonga kakhulu ukusicathulisa❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@fikiswamaraule7506
@fikiswamaraule7506 2 жыл бұрын
Kuyazwakala cc enkosi kakhulu ...sorry njengoba mina ngiphuphe emaningi amathanga and kuno line wabantu abafolele wona ngangazi njani ngabona sele ephoswa phezulu lamathanga elinye lazowa duze NAMI ngabe ngiyalithola njalo seliphuke phakathi ngabe sengikhipha loku okuphakathi impuzi ngahamba nalo ithanga.
@thembinkosidyani9253
@thembinkosidyani9253 Жыл бұрын
@@fikiswamaraule7506 0l 0
@busisiwemagqabi1327
@busisiwemagqabi1327 2 жыл бұрын
Amen xa uphupha ithanga ulitya
@sphow
@sphow Жыл бұрын
Thank you Mambotho. What if uphuphe uthi lamazambame mawalinywe ( afakwe emhlabeni), what does that mean?
@duduzileduduzileduma8240
@duduzileduduzileduma8240 2 жыл бұрын
Syabonga Shem uyadifundisa
@Naomi-sp1kl
@Naomi-sp1kl 2 жыл бұрын
Camagu mama... Ndicela ubuza xa uphuphe uthengisa bags of potatoes kusho uthini?
@muzikhumalo3871
@muzikhumalo3871 2 жыл бұрын
Hi ngicela ukubuz kusho ukuthin ukuphupha inyoka ekuhlaz enkulu ikesihlahlen ezincane inenyoka ebrown enkulu fty nayo lekuhlaza inolaka ifun ukushay abantu bese lebrown iyaybulala bese iyoma
@SuperKC2008
@SuperKC2008 2 жыл бұрын
Siyabonga. Kusho ukuthini ukuphupha insimu enkulu yespinach isetshenzwa izalukazi eziningi?
@babalwagaika2091
@babalwagaika2091 2 жыл бұрын
Ndiyazibingela sisi👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
siyabonga nathi
@ThaboblessingThaboblessing
@ThaboblessingThaboblessing Жыл бұрын
Ukuphupha amathanga aluhlaza kancane nama khulu.itamati elungaka vuthwa elinye
@thabanindlovu7245
@thabanindlovu7245 2 жыл бұрын
Akekho ochaza amaphupho with such clarity njengawe. 2 days mukhulu ngingakubukanga, looking forward to your up-coming videos. is it normal ukuthi ngiphuphe evryday? noma ngizumeke emini ngiyaphupha nakhona, usuku nosuku. and ngibuye ngiphupha izinto bese ziyenzeka. izolo ngiphuphe amantombazane amahle efake a school uniform engibuka (smiling) ekhombisa ukungithanda noma ukungifuna. ngabe kusho ukuthini? ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi idlozi lakho lihamba nawe yonke indawo lapha usuke ukhona futhi bayathanda ngoba izinto abakufundisa zona ephusheni uyazenza ngokuthi ukhumbule nje abakutshela kona kukhulu lukho kubona bazogcina sebekuthuma njengoba bekukhombisa izinto zingakenzeki bakhombisa ukuthi ukholwe osuke ukutsheliwe ukuthi kuyikhona ngaleyondlela bayakulandela yonke indawo la ukhona mase bekutshela emaphupheni akho basozokuthuma ukuningi ukulalele ukwenze ngoba kosiza abaningi
@thabanindlovu7245
@thabanindlovu7245 2 жыл бұрын
​@@hxmbotho3458 AMEN NGYABONGA
@phumzapfilms7632
@phumzapfilms7632 2 жыл бұрын
Hi Cc unjani kusho kutsini kuphupha imphepho igcwele Endlini Lolala kiyo lenye ihhohlokele embhedzeni Lolala kuwo iyabhunya inetimbali lenye ilukiwe ingema rolls from Nonhle Mathonsi
@pheliswathethani7545
@pheliswathethani7545 2 жыл бұрын
siyabonga gogo xa I uliphuphe ikhaphetshu libolile lineminyiki kuchazani loko thokoza gogo
@thandidlamini5615
@thandidlamini5615 Жыл бұрын
Sawubona cc cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha untshontsha amathanga ngesinye isikhathi untshontsha amapere kodwa emadala amanye ebolile
@KhazimlaNgemntu
@KhazimlaNgemntu 18 күн бұрын
Gogo kuchaza ukuthini ukuzibona upheka iRice emlilweni
@bongiwesithole4614
@bongiwesithole4614 Жыл бұрын
Sawubona cc ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ukha upopo ovuthiwe kuqamuke umuntu akubangise kodwa wena ugcine ukhe omuninginkunowakhe ?🙏
@mazulu6786
@mazulu6786 2 жыл бұрын
Xa uphupha ubona amazambane evuthiwe esembizeni yesibntu ubone amanye futhi embizeni yesintu ubuze kumamakho ukuthi uwadibanise na embizeni enye kuba ufuna ukupheka amanye
@nokulungalungi782
@nokulungalungi782 2 жыл бұрын
Kunjn cc siyabonga kakhulu usichazela kahle ngicela kubuza kuchaza ukuthin Uma uzophupha izimbuzi eziningi kungath zifunywe udadewabo kamah aze azibiyele afake ucingo egcekenlonke??
@thandyqutse4157
@thandyqutse4157 2 жыл бұрын
Hi cc xa uphupha ispinach unikwa ngumntu or usthatha phantsi libuya njalo nje eliphupha
@nokuthulamngomezulu6996
@nokuthulamngomezulu6996 2 жыл бұрын
Sanibonani , ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha use museum
@mpholephoto5
@mpholephoto5 2 жыл бұрын
Yebo Gogo ngiphupha nginwisella jngadi
@simplyandrandomlysane8208
@simplyandrandomlysane8208 2 жыл бұрын
Mina ngiphuphe ngitshala amazambane lakwakuyingadi khona kagogo 😔...
@tholigumbi8329
@tholigumbi8329 Жыл бұрын
Hy ngicela ukubuza kusho ukuthini uma uthenga ama potato chips
@nkhensanimavunda2719
@nkhensanimavunda2719 2 жыл бұрын
Ngithande ukubonga ukusi siza kwakho sis sifunda lukhulu kwimfundiso zakho, ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha inyoka e brown ikubalekela ihamba esihlabathini kusho ukuthini?, futhi ukuphupha ingane yami yentombazane ina 3years idlala nge qonya wild worm, o colour yakhona beyi black ngizama ukukhuza kodwa akazange aliyekele.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
inyoka ebrown kusho ukuthi ubukhonjiswa umuntu womndeni wakho ophilayo onidalela izinkinga kini oletha izinto zokuhlupheka nokukhathazeka kunina ukuthi uyena ovala okuhle ningakutholi isihlabathi sisho ukuphumelela ngokuhle kube kuningi ,kanti nengane yakho uyimbathisa izilwale obukhonjiswa ukuthi igcine sezizenza umngani wayo ingane
@welcomemabatha3118
@welcomemabatha3118 Жыл бұрын
Hi Hlengiwe . Kusho ukuthini ukuphupha amathanga abolile emasimin
@vuyiswastofile940
@vuyiswastofile940 4 ай бұрын
Thokoza Gogo mina ngike ngaphupha ngengadi ye spinach ne green peppers kwakukuhle kakhulu kuchaza ukuthini lokho
@NtombizodwaSibande
@NtombizodwaSibande 5 ай бұрын
Thokoza ngcela ukubuza ukuthi ukhona njani ukubona ukuthi ingane yakusiphi isbongo Uma wakhulelwa ungakashadi usazidlalela kuvele ingane kodwa ungazi ukuthi yamuphi phakathi kwalabobaba ability ngbonge ngisazophenduleka
@GrandCentralPlace
@GrandCentralPlace 4 ай бұрын
Hayi amaphupho nichaza ngezindlela ezingafani,,umuntu usho into aseyicabangile,Kanti ayinkinga Uma uthi owazi
@lindiweduma7230
@lindiweduma7230 3 ай бұрын
ayi uqinisile yazi akufani ukuchaza kufana nekabishi kwenye indawo lisho okunye bathi inhlanhla kwenye bathi ukukhulelwa ayi asisazi
@khanyidube2247
@khanyidube2247 2 жыл бұрын
Thokoza gogo. Nginokuphupha amagrapes Lana a green ngiwabuka sengathi kusestolo or ebekiwe futhi emahle
@thalentemhlongo7835
@thalentemhlongo7835 Жыл бұрын
Kuchazani ukuphupha uvuna beetroot?
@hlengiwehleh5182
@hlengiwehleh5182 Жыл бұрын
Ngicela ukubuza cc kusho ukuthini ukphupha uthenga amadumbhe?
@JabulileSimetane-xm5zq
@JabulileSimetane-xm5zq Жыл бұрын
Cc ngiphupha iselwa elihle nefee ngiyindla nomtwana wami ongumfana (ngabe lishoni)
@opulenceesnath7588
@opulenceesnath7588 Жыл бұрын
Ngiyabonga
@khanyidube2247
@khanyidube2247 2 жыл бұрын
Camagu. Uma uphuphe amachips (hot potato chips) esezivuthiwe ngathi zilungele ukudliwa ziningi I rows futhi zenziwe kahle ngathi ngumuntu obekhangisa ikhono lakhe. Ngiyabonga
@lungilemnisi8091
@lungilemnisi8091 Жыл бұрын
Ngibingelele ukuphupha insimu yamakhabe kusho ukuthini
@sanonozadawu7084
@sanonozadawu7084 2 жыл бұрын
Sbonge gogo ma uphupha uvuna umbila kuchaza ukuthini gogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ukuvuna kuhle ngoba kusho ukuthi wena usebenzile sekuyisikhathi sokuhola kuwe ,ngaleyondlela kushoukuthi kunalento obuyizama ukuthi mayenzeka wazihlupha ngayo ukuthi ilunge ingakho ke usuzokwamukeliswa okuhle ngezenzo zakho ezinhle
@thobiledlangamandla-bu6rp
@thobiledlangamandla-bu6rp Жыл бұрын
Sisi ngabe kushoni ukuphupha ummbila oqinile oyisiqwanga
@duduzilengubane5366
@duduzilengubane5366 Жыл бұрын
Ngiphupha ugogo ngimvakashele kwakhe engipha amazambane namadumbe kungathi agcwele endlin ngathi abevunwa emsimin ube esethi angikwe izinkukhu ezimhlophe ezimbili eyesthathu ibichuthiwe,abahleli naye ube esekhomba enye yabantwana bami ethi undlunkulu lo mangibuza ngobani wathi amgohamba ngofuna ulwazi
@nananxumalo1990
@nananxumalo1990 Жыл бұрын
waze wasiza indaba yezambane bengingayazi manje sengiyayi bona uqinisile impela.
@thobzathoba9180
@thobzathoba9180 Жыл бұрын
Angibingelel angithemb uyaphil,uma ngabe liyigabe seliyel ekubeni ithanga efakwe emabhakedeni esikiwe laba o half elinye ngathi lisebhakedeni elinamanzi
@2k_tecca373
@2k_tecca373 7 ай бұрын
Ngiqela ukubuza uma uphuphe othamatisi
@sakhilendamase7553
@sakhilendamase7553 6 ай бұрын
Ukuphupha uphaka iphalishi uliphaka ufake shukela omhlophe neRama uhle
@gugunkosi4876
@gugunkosi4876 Жыл бұрын
🤔Kusho ukuth iphupho lamazambane libuy lisho into efihliwe efihlwe ngamanga🤔waz wangsiza gogo ngyabonga
@tkasiam8322
@tkasiam8322 2 жыл бұрын
Ngiqeda ukubanombono ,ngisemzini engingawazi ngibona e sittingroom phezulu kwetafula kunamaplate wesenke ayellow amabili wokudlela ukudla nomese wokuhlaba isilwane nelabi labaphantsi eli light blue and meroon,ngiye ngibone wesifazane ekhishini mangimbuka ngijabule ngiqabange ukuthi ngumuntu engimaziyo ongasekho kanti qha angimazi,a gcoke isishweshwe esibrown, athwele entloko agaqe nengubo encane emahlombe, aphumele ngaphandle ayo naka ingane ela kubo 9yrs elele etshanini ngaphandle, ngyabonga
@sibongisenindaba3823
@sibongisenindaba3823 2 жыл бұрын
sis hlengiwe kumakhowe ngath kunjalo impela ngaphupha amakhowe ngaphinda ngaphupha ku extendiwe ekhaya kufika umkhulu engingamaz engath sezohlala ekhaya but wayethetha kodwa ngamuzwa, please cela hlaziyela
@asandantlangule3635
@asandantlangule3635 Жыл бұрын
Sawubona sisi kuchazani ukuphupha umbila
@nokwandanoks1054
@nokwandanoks1054 2 жыл бұрын
Sawubona Gogo ngicela ukubuza naku ngiphupha ngisesi bhedlela ngigqoke izingubo zama cleaner violet nd white ngiyo cleaner or ngiyosebenza ekhishini la kungathi kwakusebenza khona ubab wami ongasekho. Uma sekufanele ngitshelwe ukuthi ikuphi la ngiyosebenza khona ngokwe roster kufike othunyelwe u-supervisor ukuthi asiye eMpophemeni🤔siyosebenza khona kungathi besibabili, manje mese kufaneĺe ngifake izicathulo zami ngoba bese ngishintshile sekungathi angiziboni konke ne bag BT ngigcine ngikutholile, sekungathi manj si worried ngokuthi sizofika kanjani eMpophomeni uma sisuka la sikhona nokuthi kusetshenzwa kwenziwani khona?
@easy5417
@easy5417 2 жыл бұрын
I dreamed about my late grandmother giving me veggies (potatoes, carrots, cabbage n beetroots, asking me to sell them, telling me that, i am going to make lot of money by selling them
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ugogo wakho ubekususela okuthize okubi futhi nokuthize okuhle ekunika kona ngaphandle kwekabishi uma kukhona ingane lapho engahlawuliwe noma ongase akhulelwe akolungisaubaba wayo izinto zikagogo wakho ukuze konke kuhambe kahle
@easy5417
@easy5417 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 thank you so much for the dream translation 🙏🙏🙏
@xabisamqhoza8722
@xabisamqhoza8722 2 жыл бұрын
Amen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ameni
@fikilembatha1192
@fikilembatha1192 2 жыл бұрын
Ngyabingelela egameni elihle lenkosiyethu Jesu ngicela ukubuza ukuphupha umuntu ekunika imali ebingo R100 bebewu 3 kwase Kuba khona engosheleni ngaphezu kwayo ngabe Kusho ukuthini
@lucylegadima2729
@lucylegadima2729 2 жыл бұрын
Thokoza gogo mena ephupho lane esaka lamazambane ne Certo ne thanga
@sinenjongogcelu3028
@sinenjongogcelu3028 2 жыл бұрын
Uphiwe Sisi ndiyakuva mna
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@stellantombomhlabajafta1630
@stellantombomhlabajafta1630 2 жыл бұрын
Gogo ngivuka ndiphupha abafana abangu2 endandibafundisa kudala omdala wasweleka wayenebusiness omnye wafundisa ndigqibele esafundisa ingathi uze kum sixoxa ngebusiness azakuyivula noonyana bam boy 2 ngoku ndithi kubo imali bangayimoshi ingakumbi le mali bayifumene ngokuthengisa iinkuni ezisarhiweyo ngehonela izakubanceda usukumile saxhawulana wahamba.Ndandibakhonze kakhulu enkosi
@sbusisocele6766
@sbusisocele6766 2 жыл бұрын
Thokoza gogo. Ngiphuphe ubaba wami ongasekho. Ngiphuphe ngi knocker emzini wakhe. Ngisangqongqoza kanjalo. Umnyango nebagler gate kukhiyiwe. Ngakhonkothwa inja egcekeni. Beseku qhamuka ubaba ayithethisa ethi ayithulise angcine eseyidlalisa. Kodwa engasho lutho Kimi. Kingachazani lokhu. Ngibonge dadewethu...
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunento ekhona edlozini lakho ngawe ukuthi uma ucela okuthize kuba nzima ukuthi kwenzeke njengoba umunyango ubuvaliwe kusho ukungavuleki kwento ethize kuwe engakwazi ukuthi ilunge nje ,inja uma ikhonkotha isho inkulumo elethwa idlozi lakho elikugadile ngaleyondlela kusho ukuthi kunento efika kabi edlozini ngawe okwenza ikuthi okufunayo njengamanje ungakutholi kuvaleleke lisho njalo iphupho ngyabonga
@sbusisocele6766
@sbusisocele6766 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngiyabonga...
@sbusisocele6766
@sbusisocele6766 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngiyabonga dadewethu. Ngizocela ungicathulise. Yini okumele ngiyenze njengoba mina ngiyingane yakomalume. Ngikhuliswe komalume... Ubaba engenzanga okufanele esaphila...
@busisiwemoloi4682
@busisiwemoloi4682 2 жыл бұрын
Sawubona gogo. Ngicela ukubuza uma kunesithwalambiza eziluhlaza ekhishini sekuphele isonto sikhona ngabisikani?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika ukuthi idlozi lenu likhona linani kodwa kunokuthize nje okumele ukwenze njengokhamba lwesizulu noma umqombothi omcane kubekhona nokuthize ongase ukubeke mase uya emsamo ufike ubuze kubo ukuthi bakhala ngani ogogo mase ubonga nokuthi bayaziveza kunina ucela banigade njalo nje kodwa kukhona okuhle okuzoba khona lapho noshintsho oluhle luzoba khona kodwa kumele ubacele banikhanyisele ukuthi akukho yini abakhala ngakho khona nizozama ukukulungisa nikwenzele bona
@busisiwemoloi4682
@busisiwemoloi4682 2 жыл бұрын
Thokoza gogo, ngiyabonga kakhulu ngizokwenza njalo noma bengisanda kusenza isizulu kodwa kulungile ngizosenza futhi
@cynthiavilakazi1069
@cynthiavilakazi1069 2 жыл бұрын
Sawubona Mambotho. Ngiyabonga ngokuchaza okuhle.Usister wami emasontweni.2.adlulile,uphuphe ihusband yakhe ifika nezinqwabanqwaba zamasaka amazambane namabrand ahlukene.ewabeka etafuleni endlini yabo.ngabelichazani leliphupho.ngiyabonga kakhulu!!
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunezinkulumo ezikhona ezikhulunywayo ngaye noma ngani eziyinhlebo yamanga afihliwe kodwa kungaphunyelwa obala noma ningazi nina
@cynthiavilakazi1069
@cynthiavilakazi1069 2 жыл бұрын
Ngiyabongakakhulu.uqhubekele phambili.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@kimzamisa8578
@kimzamisa8578 2 жыл бұрын
Siyabonga ngosizo lwakho lokusichathulisa cc ungadinwa mina ngiphuphe ngiqoke izintambo zase khalweni yonke kodwa ngaphupha kuqashuke ezimbile e red and green masala emhlophe
@nokuthulahlongwane6086
@nokuthulahlongwane6086 2 жыл бұрын
Amazambane abese-supermarket ewumtsholwane kodwa bekungathi asephelile ngenxa yokuthi abantu bebebaningi bewathenga kodwa ngawuthola umtsholwane wokugcina ngathi uma ngivula phakathi ngathola ebukeka emahle kodwa enezibazi. Kodwa umoya wami bewukhululekile ngoba izibazi bezinganingi kuwona ngoba futhi amazambane abebukeka emahle futhi emakhulu. Kodwa kuthe kusenjalo esephelile kubekhona abantu nje bethi bayawadayida owafunayo ekathenge kubo kodwa abengekho kubo labantu. Bekungathi bathi bawabeke ndawana thizeni kodwa futhi bekungathi labantu yibona abenze ukuthi azambane aphele esupermarket ngoba bebezibekela eceleni. Ngiyathemba ngibhale kwacaca. Ngiyabonga.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunabantu abakwakhela indaba eyamanga futhi bebuye bengazi ukuthi bazoyihlanganisa kanjani ukuthi ibeyiyo ibenkulu masekuba idlozi lakho liyakukhombisa ukuthi kunento eyakhiwayoesasuswa phansi eyamanga
@fisokuhlephewa8547
@fisokuhlephewa8547 2 жыл бұрын
Thokoza gogo kusho ukuthini ukuphupha abantu bavumbuke Kanye Kanye benlaka kungathi abomuzi owodwa baningi, phakathi kwabo kukhona nofuna ukukudubula kungathi ngisizwa umfana wakhona Kanye nabanye ababili bathi lomuntu kuthiwe akakudubule angihlenge angitshengise nendlela yokubaleka kunomama obegqoke ured owe wabhuquza phansi efuna ukungiqeda ngibaleke ngiduke ngehlathi ngindize ngeqe elinye kuzekuba ngifika ezizeni nakhona indawo yam incishisiwe kumbiwe nomgodi wetoilet kuyona kodwa umbozekile kungavodloka nje kugengqezela kubesengathi ngithi ingoba senginikwe enye ingakho isinje le. Uxole ngobude bephupho. Ngiyabonga!
@nokuthulahlongwane6086
@nokuthulahlongwane6086 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga kakhulu ngencazelo. Kuyezwakala.
@nokwazibuthelezi5415
@nokwazibuthelezi5415 Жыл бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha isunflower nawusondela kuso kuqathake ama pear amakhulu amathathu, bese uthatha elilodwa ulidle
@msawenkosimbele8381
@msawenkosimbele8381 2 жыл бұрын
Sawbona cela kubuza ngiwumuntu oganiwe manje ngike ngaphupha ngiganwe kabini kube sengathi ngibuya emsebenzini mangifika ekhaya ngifika kukhona izalukazi ezimbini ekhishini nomakhoti wami lona enginaye zijabulile zincoma lomakhoti kuthi ngakhetha bese zithi lona wesibili umakhoti abamdingi phakathi kwekhaya akaziphethe kahle bese lona omdala angiphakele ukudla ipapa nemifino yamathanda nespinash
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kungenzeka ukuthi uyoba nomakoti ababili ngesikhathi esizayo kodwa njengoba usho nje kuyoba nongamukelekile kubona ngenxa yezenzo zakhe ubuqaphela bhuti ukuze ungaqaliswa phansi impilo yakho kodwa iqhubeke
@nhlanhlatreasurenkosiking8372
@nhlanhlatreasurenkosiking8372 Жыл бұрын
Gogo kuchazani, ukuphupha amazambane amaningi asesakeni uwehlisa ku truck uwafaka niwafaka egcekeni
@nombulelokhatshwa6899
@nombulelokhatshwa6899 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo Kusho ukuthini ukuphupha umlungu ekujabulela aze akugone, ekubuza ngomuntu owayesebenza nani lapho ethi logo muntu zizolunga izinto zakhe la akhona, ngapha omunye uphuza amanzi nge glass
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunomuntu owayezame ukuphambanisela wena izinto zakho kodwa kuthe ekuhambeni kwesikhathi kwangaba ngalendlela ayefisa ngayo manje lezozinto seziziveza zona uqobo kuwe ngokuthi zikutshele ngaye ukuthi sekuzoba uyena ozoba nenkinga kuyaphambana uma zithi kuhle kuzoba kubi nalo ophuza amanzi ukhombisa ukuthi bayakuhlambululekela wena ngoba senze njalo isilwane uma sihlulekile esikuthunywe umnikazi waso sigcina sesiziveza kuwe ukuze sikhululeke sihambe kumele sikhulume nawe ngesimo somlungu ongeke umxwaye
@nombulelokhatshwa6899
@nombulelokhatshwa6899 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngibonge kakhulu Gogo, Thokoza Gogo 🤝🤝🤝🤝
@zosuliwemzileni8074
@zosuliwemzileni8074 2 жыл бұрын
thokoza gogo Uma uphupha uliphekile ithanga kushoni same night ndabona lizonqunqwa selivuthiwe kodwa kuthe usemncane umsiko ndathatha intambo zengxowa ndazibopha ezandleni bese ngathuthunjelwa amahlombe ngase ndiyakhala
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngiyafisa ukuthi ngikuphendule kahle kodwa okunye angikuqondi kahle ukuthi kusho ukuthini uma ungabhala nge english ngizokuphendula ngoba amagama amanye andiwaqondi kakuhle
@zosuliwemzileni8074
@zosuliwemzileni8074 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458oh gogo what i meant was that what happens if you find your self cooking the pumpkin and you are in school that time.and then later on i tied my rists with white tread then i had a very heavy load i don't know my shoulders were paining and i was moaning no one in the room attended to me
@portiamagaqa1536
@portiamagaqa1536 2 жыл бұрын
Mina ndiphuphe ndisitya POTATOE 🍟 chips with a woman who died. Prepared by the deceased daughter. It's like we were at her house.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
iyaphila yonake ingane yakho noma ayikho ngempela
@sphow
@sphow Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 saubona MaMbotho. Cela ukubuza kushoni ca ndiphuphe ndisenza potatoes chips for oobhuti bam, basaphila. Amazambane ebemahle emakhulu. Enkosi🙏🏾
@noluthandobetya6060
@noluthandobetya6060 2 жыл бұрын
Sawubona Gogo,,ndiphuphe u Gogo wam ekwatile for mna no sisi wam omdala esigijimisa sabaleka then ma ndibuya ngasendlin ndiphethe i grapes lezi ezi red full in a tin of big recofee angazi ukuthi bendiziphiwa uye na it wsnt clear,,ingaba itsho kuthini Gogo...enkosi 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunendlela afuna nenze ngayo okuthizekodwa nina eningayiboni ukuthi kumele nenze ngayo kuyothi nxa niqondile ukuba ufuna nenze ntoni uyabeseninikalokho okuhle kodwa kungabi kuningi kuthi uma niqhubeka nenza okunye okuhle kuye uyobe esnenzelaokukhulu kakhulu zamani ukumunaka
@noluthandobetya6060
@noluthandobetya6060 2 жыл бұрын
Siyabonga Gogo👏👏
@noluthandobetya6060
@noluthandobetya6060 2 жыл бұрын
Siyabonga Gogo👏👏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
khulumani naye ugogo nibuze ukuthi kumele niqale nenze ini khona nizokwazi akufunayo
@noluthandobetya6060
@noluthandobetya6060 2 жыл бұрын
Siyabonga Gogo sizokwenza njalo God bless you 🙏🙏
@pearlmhlanga9317
@pearlmhlanga9317 2 жыл бұрын
Kushoni kuphupha umuntfu longasekho umbone avuka ebhokisini before angcwajwe,yet lowo umuntfu uhambe ningaboni ngaso linye,avuke nicolelane and 🫂,
umsindo okhala unswininize endlebeni usho ini
16:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 16 М.
lezinto  ziphazamisa  zidumaze isithunywa kuwe
25:45
HX MBOTHO
Рет қаралды 22 М.
Smart Sigma Kid #funny #sigma
00:14
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 64 МЛН
小蚂蚁会选到什么呢!#火影忍者 #佐助 #家庭
00:47
火影忍者一家
Рет қаралды 121 МЛН
Amaphupho Asho Ukuthi Kumele Ugeze/Uhlanjululwe.[0780046059]
9:22
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 10 М.
ukuphupha ubona iklabishi  |@pastorweningi​
3:42
Nufliq
Рет қаралды 8 М.
Ukuphupha uzwa umuntu ekubiza
3:21
laBula
Рет қаралды 339
UKUKHULUMA NEDLOZI ngalendlela kungakulekelela
14:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 35 М.
Amaphupho Awuwaxoxeli Noma Ubani.[0780046059]
17:05
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 15 М.
Ukuphupha ngemali kusho lokhu
12:59
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 72 М.
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 59 М.
Ukuphupha amathanga | @pastorweningi
2:55
Nufliq
Рет қаралды 8 М.
amaphupho abika ulaka lwabangasekho
15:19
HX MBOTHO
Рет қаралды 55 М.
Munda, Huchenjeri hwaMambo Mutasa
57:20
Manass-Chibanda
Рет қаралды 6 М.
Smart Sigma Kid #funny #sigma
00:14
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 64 МЛН