Ukuphupha imali yamaphepha |

  Рет қаралды 120,129

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер: 187
@busitusi8960
@busitusi8960 9 ай бұрын
Amen ngiphupha ngithola imali eyamaphepha amasha emotweni besihamba ngayo yabona imina sengehla ngayithatha iyitsha yonke
@ZamangcoboNgcobo
@ZamangcoboNgcobo Күн бұрын
Siyabonga pastor ngezichazelo kwande
@lungz1166
@lungz1166 Ай бұрын
Sawubona Pastor ngithemba ukuthi uyaphila, ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha upethe ama200 amaningi uhujwa amaphara, ulokhe ucela usizo kwabantu ugcine uwuthola. Then mawunabo iwephansi bazame ukugcosha lemali Ngathi bafuna ukuyithatha bagcine beyilahle phansi emva kwalokho ngiyicoshe Mina whilst ngiyicosha ngithola Enye inote eyodwa ibhale u215 million ngenye icurrency ngiyithathe ngibafihlele ngiyendlini
@makhosimdluli-hg2lg
@makhosimdluli-hg2lg 10 ай бұрын
Amen mina ngiphuphe ngathi ngisesontweni ngiphethe iplate abazalwane benikela nama R30 bonke ongamaphepha
@AndresMhlongo
@AndresMhlongo 9 күн бұрын
Greatings my pastor ngabe kuphupha uthola umbila lomhlophe kona kushoni.Phinde ngiphupha ngiphupha sika assembly kwaba khona into engihlekisayo ngahleka kakhulu ngihleka njee kwaze in my dream
@lungilelucriciamkhwanazi7043
@lungilelucriciamkhwanazi7043 3 ай бұрын
Amen ngiphupha nginikwa imali eningi yamaphepha umuntu wakithi osewashona😊
@PulaniMabaso
@PulaniMabaso Ай бұрын
Amen pastor bengiçela ukubuza uma uphupha i ex yakho iphethethe imali yamaphepha eningi ngimqwhaga yona
@sibusisofrederick3994
@sibusisofrederick3994 Жыл бұрын
Amen 🙏 hallelujah pastor yeningi Vuka ngibona balanimali yamaphepha eningi bo200 kuya phezulu
@nomzamonxumalo6978
@nomzamonxumalo6978 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu pastor ukusicobelela ulwazi...mina pastor bengathokoza ukwelulekwa direct... bengicela inombolo engayifonela ukuze ngixhumane nopastor...
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
did you watch the video, or videos? if yes, ngabe uyibonile inombolo ivela many times, kuwo wonke. Thank you.
@msizintombela3771
@msizintombela3771 5 ай бұрын
Syabonga Postor uvele uyishaye eskhonkosini🎉🎉🎉🎉🎉kuwo wonke amaphupho owachazayo🎉
@NufliqOnline
@NufliqOnline 5 ай бұрын
Siyathobeka, Stay blessed, ngane yakwethu.
@PennilopeThabethe
@PennilopeThabethe 4 ай бұрын
Yooo too much
@SthehMtiyane
@SthehMtiyane Ай бұрын
Sawubona pastor weningi ngaphupha ngivakashelwe amantombazane amabili uma esehamba angishiya nemali yamaphepha amaningi
@NufliqOnline
@NufliqOnline Ай бұрын
kuvame ukubika inhlanhla, kodwa uma iningi ngokweqile kungabika ukushayeka ngakwezezimali.
@DuduZangwa
@DuduZangwa 8 ай бұрын
Amen siyabonga Pastor
@BongiweNkosi-u7j
@BongiweNkosi-u7j 2 ай бұрын
Ungadinwa yithi pastor weningi
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 ай бұрын
You're welcome, Siyathobeka. angeke ngidinwe ngane yakwethu. INkosi ithel'umusa.
@jabulanikhanyile6304
@jabulanikhanyile6304 Жыл бұрын
Sawubona Pastor, mina ngaphupha nginikwa yisulumane imali eningi yamaphepha angazi kuchazani
@titisebe6777
@titisebe6777 Жыл бұрын
Mine pastor phuphe Baba ongasekho engipha mali yamaphepha.
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Possibly, kunezinto or umsebenzi afuna umenzele wona, but awubheke ukuthi asikho yini isikweleti esinjengonhlambuluko noma esinye, onaso esithinta umufi,
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Syabonga kakhulu. Makwande Pastor 🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
thanks, ngane yakwethu..
@ZuluXolile
@ZuluXolile 8 ай бұрын
Amen baba ngiphuphe umuntu engangimazi enginika imali yamaphepha ngayifaka e pocket ngathola enye fufthi ukhikhini amaphephe syabonga
@Spencermthunzie
@Spencermthunzie Жыл бұрын
Siyabonga pastor ungabe unjan ngicela ungisize kushoni ukuphupha imali yama phepha eningi amaUsdoller kodwa kubengathi lemali uyiholile iyi pay njalo yimali ebukekayo inhle enga bundles ngekhatshanyan ngizobona ngidobha ama silver kodwa besokungathi lapho engidobha khon lawa ma silver kungani ligodi lezibi lapho okulahlelwa khon udoti ngiyabonga
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
ngicela ubheke nansi ivideo Filename Ukuphupha imali yakwelinye izwe Video link kzbin.info/www/bejne/e2OxemRtg5h-itU stay blessed
@Spencermthunzie
@Spencermthunzie Жыл бұрын
Ngiyabonga thank you so much god bless you
@ndumisosicoto4512
@ndumisosicoto4512 Жыл бұрын
Siyabonga tata unkulunkulu akubisise akugcina
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Thanks my brother. May God, the Lord Bless you, always.
@eppinetndlovu8130
@eppinetndlovu8130 Жыл бұрын
Well explain
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Thanks INkosi ikwenzele okuhle.
@SitholeBafana-kt9nn
@SitholeBafana-kt9nn 4 ай бұрын
Amen ngiphupha ubaba ongzalayo ecela imali kuchazani
@InnocetiaKhoza
@InnocetiaKhoza Ай бұрын
Unjani baba ngingu Thembi Eswatini ngicela kubuta kushoni kuphupha imali yephepha ngiyitfola nhayifaka emlonyeni. Lona labe imlahlekele ngangamniki❤❤
@PinkiePhakama
@PinkiePhakama 4 ай бұрын
Amen baba ndicela ukubuza um uphupha utshontsa imali yomtu
@sibusisofrederick3994
@sibusisofrederick3994 Жыл бұрын
Amen 🙏 hallelujah pastor weningi uchaze khle ngaze nga exchange nge50.00 lohlukene ngathola enye ehlangene ngayifaka yonkhe ekhokhini lebruko❤ Amen 🙏 hallelujah NCeku kathixo
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
thanks, be blessed, INkosi kwenzele okuhle kodwa
@sibusisofrederick3994
@sibusisofrederick3994 Жыл бұрын
God 🙏 blessed you 🙏 pastor Amen 🙌 hallelujah
@jabulilezwane1075
@jabulilezwane1075 Жыл бұрын
Hi pastor thank you so so much 💓 ungadinwa yimi for your time sibonge kakhulu just keep coming for us ngolwazi lwakho ophiwe lona kwande uphile siyakudinga bayaganga abantu yabonga
@NontsikeleloXangxa-hq3nb
@NontsikeleloXangxa-hq3nb Жыл бұрын
Hy pastor ngisacela number yakho Lena ofonelwa ngayo Ku e pls pastor imina ntsiki
@MAthilda.Khanyile
@MAthilda.Khanyile 9 ай бұрын
Unjani pastor ngipupe ngiphethe imali yomnikelo esontweni bekungeyama phepha
@JabuMagasela
@JabuMagasela Жыл бұрын
Tnx u incazela liyangihlupha kuyini ukuphupha iBhubesi lisendlini ngyabonga 🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Please check this video Filename Ukuphupha ibhubesi Video link kzbin.info/www/bejne/iHTZc6pnq9OFd9E INkosi ithel'umusa
@DanielMluleki
@DanielMluleki 9 ай бұрын
Uma uphupha ibhubesi lisendlini kusho ukuthi amathong akho akubhekile lapho ukhon abantu ngeke bakwenze lutho ngisho besebenzisa imithi yabo uyayihlula nom bekulwisa emsebenzini uyabahlula
@prettythusi8304
@prettythusi8304 Жыл бұрын
Syabongà kusikhanyisela
@Sinqobilelanga
@Sinqobilelanga 10 ай бұрын
Iyncazelo zakho baba syabonga ziyambula
@NufliqOnline
@NufliqOnline 10 ай бұрын
kubonga mina. INkosi ikulonde.
@SiphosihlePotwana-k3s
@SiphosihlePotwana-k3s 4 күн бұрын
Mholweni paster cela ukubuza ndiphuphe ndichola imali yamaphepha ehluka hlukene esemanzini kodwa ayikho manzi yona
@KhethiweAngela
@KhethiweAngela 9 ай бұрын
Uma ngiphupha inyama ye Ngulube
@samelihle
@samelihle 2 ай бұрын
Mina ngiphuphe imali eningi yamaphepha entsha ephuma emshinini bekukhona neyakwabanye abazwe
@MandlenkosiNdlovu-cc8fn
@MandlenkosiNdlovu-cc8fn 5 ай бұрын
Amen
@sizakelemyeni4819
@sizakelemyeni4819 9 ай бұрын
Siyabonga🙏Isifo 😢I’m so shocked 😳
@nokuthulaskosana-tq7md
@nokuthulaskosana-tq7md 5 ай бұрын
It's true ngayiphupha ngavuka ekseni umkhulu angasekho
@sidanisiwenkomo8505
@sidanisiwenkomo8505 10 ай бұрын
Amen Pastor ngyabonga mina ngphuphe mina locc wam siphiwa ama$50 usd.amatsha.omunye lomumye eyakhe .
@NufliqOnline
@NufliqOnline 10 ай бұрын
Ngicela ubheke nansi ivideo ingahle ikusize. Filename Ukuphupha imali yakwelinye izwe Video link kzbin.info/www/bejne/e2OxemRtg5h-itU
@LuciaCele-f4q
@LuciaCele-f4q Жыл бұрын
Ngiyabonga 🙏🙏🙏🙌
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
be blessed
@sphow
@sphow Жыл бұрын
Very well explained. Thank You Wena Weningi🙌🏽
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Thanks, Spho. Ngiyathobeka, INkosi ikwenze kahle, njalo.
@nkululekosithole8596
@nkululekosithole8596 Жыл бұрын
Sowubona pastor uma uphupha Intethe bese uzithola naphakathi endlini the green and brown out my door and the green inside the house kusho ukuthini kindly assist ngiyabonga.
@nkululekosithole8596
@nkululekosithole8596 Жыл бұрын
Almost 3 times even the dream it's me and my mom cleaning the 🪟 and there's a green locust
@AzolaVimbayo
@AzolaVimbayo Жыл бұрын
Ok 1restrictions the devil in aew speaks to ​@@NufliqOnline
@PauloMassinga-l5v
@PauloMassinga-l5v Жыл бұрын
Yebo pastor mina ngingomunye ohlanga bezana namaphuphu afana nalawa ingaba kuchaza ukuthini ukuphupha imali ebonvu
@khanyisagumede6432
@khanyisagumede6432 6 ай бұрын
Asibonge
@NufliqOnline
@NufliqOnline 6 ай бұрын
Stay blessed, ngane yakwethu.
@siphiwengwenya1606
@siphiwengwenya1606 3 ай бұрын
Ngiyabonga ngencazelo sengiyitholile ebengiyidinga
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 ай бұрын
You're welcome, Siyathobeka kakhulu. INkosi ikwenzele okuhle kodwa.
@VincentMonareng
@VincentMonareng 2 ай бұрын
Thokoza Pastor mina ngiphuphe ngiyithola imali yamaphepha phakathi ko khamba kodwa ngathi kukhona okumele ngimkhokhele obedayisa izimpahla zokugqoka
@kwandagazu
@kwandagazu Жыл бұрын
Well explained mfundisi, makwande🙏❤️
@kwandagazu
@kwandagazu Жыл бұрын
Ngizwe uthinta nangemali ephunyukayo ezandleni. Ilungiswa kanjani leyo mkhulu?
@senzenibuthelezi
@senzenibuthelezi 23 күн бұрын
Siyabonga doctor 3:18
@NufliqOnline
@NufliqOnline 14 күн бұрын
Siyathobeka. INkosi inezele kuwe izibusiso zodwa,
@NoluyandaKati
@NoluyandaKati 9 ай бұрын
Amen tata mina ngiphuphe umntu endinika 30000 esithi ishota nge 10000 ukuze ngikhokhele skweleti sam then was asking her how to repay her then she said any amount will be fine and at first bekuno Baba abaningi as if they are discussing
@nonkululekohleta4602
@nonkululekohleta4602 4 ай бұрын
🙏🙏🙏🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 4 ай бұрын
You're welcome, siyathoba, INkosi ikulonde njalo
@GuguGasa-i4g
@GuguGasa-i4g Жыл бұрын
Ukuphupha amaphoyisa
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Ukuphupha amaphoyisa. 1. *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekuvikela; lusho ukuphepha, nokuvikelwa, yithongo lakho. Futhi *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekuvikela; lusho ukuphepha, ukuvikelwa, nokuthula ngenxa yengilosi ejutshwe nguNkulunkulu. AmaHubo 91:11 Ngokuba uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, zikulondoloze ezindleleni zakho zonke. NgokukaLuka 4:10 ngokuba kulotshiwe ukuthi: 11“‘Uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, zikulinde,’ “nokuthi: “ ‘Ziyakukuthwala ngezandla, ungaze waqhuzuka etsheni ngonyawo lwakho.’ 2. *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma uxoxa nawe; lusho inhlanhla nokuvakashelwa yothongo lakho. Futhi *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma exoxa nawe; lusho ukuthi uNkulunkulu uthemele izingelozi ukuthi zilethe umlayezo obalulekile kuwe. Genesise 19:15 Kwathi sekusile, izingelosi zamcindezela uLoti, zathi: “Vuka, thatha umkakho namadodakazi akho omabili akhona, funa ubhujiswe esijezisweni somuzi.” 3. *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekulamulela; lusho ukungenelela nokukhululwa yithongo lakho ezitheni zakho. Futhi *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekulamulela; lusho ukuthi Ingelosi kaNkulunkulu izokukhululeka kwababi abamele nawe. AmaHubo 34:7 Ingelosi kaJehova iyamisa nxazonke kubo abamesabayo, ibakhulule. 4. Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma emi nawe; lusho ukuthi amathongo akwengamile futhi anawe njengamanje. Futhi *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma emi nawe; lusho ukuvakashelwa nokuhanjelwa yingelosi kaNkulunkulu. IzEnzo 27:23-24 Ngokuba ngalobu busuku bekumi ngakimi ingelosi kaNkulunkulu engingowakhe nengimkhonzayo. 5. *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekuhola; lusho ukuthi amathongo iwona azokuhola futhi azokukhomba indlela. Futhi *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekuhola; lusho ukuthola umhlamhlandlela nokuholwa yingelosi kaNkulunkulu. U-Eksodusi 23:20 “Bheka, ngiyathuma ingelosi phambi kwakho ukuba ikulondoloze endleleni, ikuyise endaweni engiyilungisileyo. 6. *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekuhlasela; lusho ukuthi ungase ubhekane nolaka lwamathongo ngenxa yokunami kwawo ngawe. *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekuhlasela; lusho ukuthi kungenzeka amathongo asephenduliwe ukuze amelane nawe. Futhi *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekuhlasela; lusho ulaka nempindiselo kaNkulunkulu ngenxa yeziphambeko zakho. UNumeri 22:31 UJehova wayesevula-ke amehlo kaBileyamu, wayibona ingelosi kaJehova imi endleleni, inenkemba yayo ehoshiweyo esandleni sayo; wagoba ikhanda, wawa ngobuso bakhe. IzEnzo 12:23 Kepha ingelosi yeNkosi yamshaya khona lapho, ngokuba enganikanga uNkulunkulu udumo; wadliwa yizimpethu, wafa. 7. *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekubopha; lusho ukuthi uzobhekana nobunzima ngenxa yamathongo angeneme ngawe. Futhi *Uma uphupha amaphoyisa;* wuphawu oluhle uma ekubopha; lusho uNkulunkulu akeneme ngawe futhi uzokwehlisela kuwe izithiyo ezinzima. NgokukaMathewu 13:49 Kuyakuba njalo ekupheleni kwezwe; kuyakuphuma izingelosi, zahlukanise ababi nabalungileyo
@PhindileDlamini-oo7em
@PhindileDlamini-oo7em 2 ай бұрын
Amen pastor ngicela ukubuza kushoni kuphipha imali ingena e bank uyibona ku fon uphinde uthenge ngayo i foni ngyabonga pastor🙏🏻
@thabisamongezi5347
@thabisamongezi5347 2 ай бұрын
Nami yazi ngiphuphe I report efounini kuyi 9000
@Keneilwe-q5p
@Keneilwe-q5p Жыл бұрын
Imali eningi yamaphepha eningi but iyi roll
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
kuyefana, ngane yakwethu.
@NonhlanhlaNTULI-xw5pr
@NonhlanhlaNTULI-xw5pr 6 ай бұрын
Ameni Pastor syabonga ngezincazelo ezinhle nami ngake ngayiphupha imali yamaphepha eningi entsha ngempela wahamba umntwana wami namuhla ke ngiphuphe imali engoR2 bakudala abaningi ngiyicosha emfuleni omkhulu ohambayo ngase ngiwelela ngaphesheya ngingayijabulela incazelo Uma ukhona umehluko
@RaymondMadlopha
@RaymondMadlopha 5 ай бұрын
Ngicela ukubuzaa ukuthi kusho ukuthi ukuphupha kanyezi iwela egcekeni
@zaneledlamini3449
@zaneledlamini3449 Жыл бұрын
Unjani pastor.ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu oshonile ekhuluma ngefoni
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
kungenzeka umufi uzama ukuxhuma nawe futhi ufuna kudlulisa umbiko obalulekile kuwe.
@DanielMluleki
@DanielMluleki 9 ай бұрын
Kunezinto Shanna engazikhulumile rmndenini manje ufun zikhulunywe ukuze Naye akhululeke
@BonganeMbuyisa
@BonganeMbuyisa 7 ай бұрын
Mawuphupha lemali yemaphepha uyinika Maphoyisa ngabe kushoni babe
@sbongilena6107
@sbongilena6107 10 ай бұрын
Amen Pastor leliphupho lemali eyamaphepha ngyinikezwa umy late dad but athi ngyifihle bangayboni mawam and my siblings. Nje nje ubenginikeza 200 and 100 notes nakhona ethi ngingabakhombisi cs bazongiphuca 😢😢
@zamekajule3900
@zamekajule3900 Жыл бұрын
Ngyabonga Pastor ngicela ukubuza nginephupho elangiqala from the age of 5 since kwashona ubaba wami ngjlezi ngiphupha ingcwaba lakhe kukho umntu engingamaz but liza ngendlela esahlukile and aypheli inyanga ngingaliphuphile sometimes ndibone livulekile kukho usana or umlungu but zange ndamphupha yena ngimbona yena oko washona but hlezi ngilibona ingcwaba lakhe
@elizabethsibiya8688
@elizabethsibiya8688 Жыл бұрын
Ngi ya bonga ka hore fahlolla pastor
@sibusisofrederick3994
@sibusisofrederick3994 Жыл бұрын
And kunamakhabethe Elisha
@RorisangRampaku-b7b
@RorisangRampaku-b7b 11 ай бұрын
Ngiphuphe imali yephepha eningi bese umuntu engi maziyo angthathela yona
@NufliqOnline
@NufliqOnline 10 ай бұрын
please watch this video it might be helpful Filename Ukuphupha uphucwa imali Video link kzbin.info/www/bejne/nKuaiI1no9inoMU
@DanielMluleki
@DanielMluleki 9 ай бұрын
Bafun ukuthatha inhlanhla yakho
@Gabisilepeggy1278
@Gabisilepeggy1278 7 ай бұрын
Ngyabingelela Pastor.. Uqinisile Mina ngiyiphuphile imali eningi a day later ngaphiwa imali yamaphepha ebonakalayo impela😅 ngiyabonga
@NufliqOnline
@NufliqOnline 7 ай бұрын
Amen, Amen
@nonjabulodlamini848
@nonjabulodlamini848 4 ай бұрын
Uma ungumuntu onedlozi ubona sengathi izinto zakho nje zimile kwenzekani vele kuwe
@SilindileGumede-qv7zr
@SilindileGumede-qv7zr 6 ай бұрын
Uma uphupha imali yamaphepha engo 100 rnd uyicosha ezihlahleni imali entsha sha omunye wacosha edabukile wanfaythatha nm angangaythatha
@Samukelisiwemthethwa-nd1hj
@Samukelisiwemthethwa-nd1hj 2 ай бұрын
Ukuphupha uzosolwandle kuphume umuntu ongasekho ephenduke locc wasolwandl ezekuwena kodwa engakhulumi😢
@KhaluluNtuthuko
@KhaluluNtuthuko 2 ай бұрын
Ngiphuphe sisendlini evalelekile kwathiwa asicele izinto esizifunayo ngacela yona imali sakudlala ...ngithe ngiqeda ngihamba ngith ngyabheka emaphakethe agcwele imali yamaphepha
@AyabongaMdunge-x3l
@AyabongaMdunge-x3l 3 ай бұрын
Mina ngoba ngiphupha imali iningi kakhulu lokho kuchaza ukuthini
@JabulileJabu-j5b
@JabulileJabu-j5b 18 күн бұрын
Uma uphupha imali yamaphepha uyishisa…
@DemzaGupta
@DemzaGupta Жыл бұрын
Masibonge Pastor ndicela ukubuza ukuthi umntu xa ephuphe I president yase phesheya ingaba lithetha ukuthini elo phupha
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Please check this video, it might enlighten you. Filename ukuphupha uMengameli Video link kzbin.info/www/bejne/hXmblmSdd518rbM
@FuzileFuzile
@FuzileFuzile 4 ай бұрын
Mina ngiphuphe engathi u Mama ulahlekelwe yimali sayifuna sayithola engadini phatsi kwamagcembe wobhatata ... sathola ne sheke elibhalwe R200,000 nalo kade li belong kumama .....
@thabisaselanto129
@thabisaselanto129 Жыл бұрын
Amen Tata mna ndiphuphe ndithenga nge 20rand ithanga estolo xandilijonga elithanga lisehlaza ndithathe butternut ngoba yona bivuthiwe ibomvu bathi 30rand kodwa bandinika
@KhethiweNcamsileMlambo
@KhethiweNcamsileMlambo 10 ай бұрын
Molo pastor mina ngiphuphe ngicosha u 50 rand kwindwangu emhlophe kuchazan
@mkhonzenimjadu
@mkhonzenimjadu 4 ай бұрын
Ngibingelele Pastor ngicela ungipha usizo lapha ngiphuphe ngicosha uR200 oyiphepha ngahamba hamba kathola omunye ngaphinda futhi ngahamba ngithe ngithatha enye yathwa yikhela kuqala kodwa ngaxabana nalo ngiyifuna ngathi ibonwe yimi kuqala langinika
@bridgetmlalazi4879
@bridgetmlalazi4879 3 ай бұрын
Sawubona Pastor kutsho ukuthini ukuphupha i R100 ngiyigeza esinkini yamanzi ngize ngayitshiya emanzini
@BritenessChala
@BritenessChala Жыл бұрын
Good morning pastor ngicela ukubuza kusho ukuthini uma uphupha untshontsha imali engamaphepha yomlungu, ngiphuphe ngintshontsha I 300 rand endlini yomlungu.ngibonge usazongichazela
@sphalalasosibo1952
@sphalalasosibo1952 6 ай бұрын
Ngiyabingelela ngicela ukubuza ukuthi kucazani ukuphupha uphathi wami enginika ipaysipi enemali ekhulu ebengiyilindelanga
@mkhokhelingwenya841
@mkhokhelingwenya841 Жыл бұрын
Linjani Pastor ukuphupha kuthiwa ngikhuphule inani lento engizithengisayo
@glaness1151
@glaness1151 Жыл бұрын
😊😊
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Thanks, INkosi ikulonde
@ContanceMalinga
@ContanceMalinga 5 ай бұрын
Sawubona pastor hayi muhle umsebenzi wakho uyangcomeka Mina pastor ngiphuphe ngintshwa imali edabukileyo kodwa ngayinanzelela ngabuyela kuye wathi sorry wanginikeza eyamacoins leye phepha kutshoni
@ZinhleNdlovu-zk7lm
@ZinhleNdlovu-zk7lm 3 ай бұрын
Thokoza mkhulu Mina ngiphuphe umuntu engithandana naye ehlawula ekhaya ngemali yamaphepha eningi
@sibongileCanham
@sibongileCanham 5 ай бұрын
Ngiyabingelela Pastor, ngicela ukubuza , ngiphuphe ngiseningini labantu like kunomcimbi kuthi kusenjalo kwehli underwear yami phansi ngivele ngiyishiye khona lapho ngizwe sebayibuza ukuthi ngekabani ngavele ngajika ngayithatha ngayifaka ku dustbin 😢😢
@ntombifikilendlovu9918
@ntombifikilendlovu9918 6 ай бұрын
Pastor ngiphuphe uyise wengane Yami osashona eseyiphoyisa eletha imali yengane engama phepha eningi. Ayinike ingane ize iwele iphansi athi angiyi phathise ingane. Bese ngimbona futhi esewasha....
@MbaliNyawose-m9x
@MbaliNyawose-m9x 4 ай бұрын
Sawubona pastor ngicel ukubuza kuchazani ukuphuph imali uyikhiph kw ATM kodwa kuphum eyamaphepha neyam silver and brown coins, kodwa min ngithathe le eyamaphepha ne silver coins .brown coins ngayishiya
@BongumenziMenzi-je3qs
@BongumenziMenzi-je3qs Жыл бұрын
Pastor mina ngaphupha imali yamaphepha eningi ehlathini elimnyama ngiyigubha phansi
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
1. *Uma uphupha imali;* wuphawu oluhle uma uyimba; lusho isifiso sakho sokuthola amandla, nokuzinza empilweni. 2. *Uma uphupha imali;* wuphawu oluhle uma uyimba; lusho inhlanhla nokuchuma kwesikhathi esizayo. 3. *Uma uphupha imali;* wuphawu oluhle uma uyimba; lusho ukuthi kunomsebenzi omkhulu okuhlalele futhi okumele uwenze ukuze uphumelele. 4. *Uma uphupha imali;* wuphawu oluhle uma uyimba; lusho imizamo emkhulu yokuthola isisombululo noma isixazululo sezimo ezinzima ohlangabezana nazo njengamanje. 5. *Uma uphupha imali;* wuphawu oluhle uma uyimba; lusho ukuthi ukuzikhandla, amandla, nomfutho owufaka ekuxazululeni izinkinga zakho kuzoba nomphumela omuhle kakhulu.
@LeratoNonyane-h8v
@LeratoNonyane-h8v 5 ай бұрын
I dream see tomuch money bit it's wass out of country money after I see a lot of numbers
@ArlindoAugustoMacandza
@ArlindoAugustoMacandza 3 ай бұрын
Hello pasta ngicela ukubuza iphupho Lami ngiphuhe ngine maliyamaphepha kodwa ngithenga INTO kumuntu kodwalento uma ngiyo Buka iyinto engenamsebenzi ngizengiyibuze ukuthi Leni ngobe lento ayinamsebenzi
@nonjabulodlamini848
@nonjabulodlamini848 4 ай бұрын
Mkhulu 🙏 ngiphuphe lemali. Ehlanzekile engu 200
@NufliqOnline
@NufliqOnline 4 ай бұрын
You're welcome, Stay blessed.
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 Жыл бұрын
Amen🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Much love for you, Vanitha. Stay blessed.
@Deechwaita317Chwaita
@Deechwaita317Chwaita Жыл бұрын
Sawubona Mfunisi mina ngiphuphe umali la eningi egcwele ama bag ngiyinikezwa ngumuntu engath uthenge indlu le engihlala kuyona bengicel aukubuza ngabe kuchazani
@NokuthulaNdlovu-kh5vw
@NokuthulaNdlovu-kh5vw 9 ай бұрын
Ngicela ukubuza if ukwi ATM ukhipha imali like R5000 kuvele o 0 baningi like millions kuchazani
@nothandoappreciate3676
@nothandoappreciate3676 Жыл бұрын
Kuphupha Mutu eshonile..kusho kutsini😢
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Please check this video below Filename Ukuphupha umuntu eshonile Video link kzbin.info/www/bejne/iXubenaLd8iIirM it might be helpful. Thank you
@Md0ngwe369
@Md0ngwe369 3 ай бұрын
Uma ngiphupha imali yamaphepha iphuma ku ATM kodwa iphuma igoqekile
@CynthiaNtombikhona
@CynthiaNtombikhona 10 ай бұрын
Ngicela ukubuza uphuphe kodwa ungawakhumbuli
@mbabhathaluqa3767
@mbabhathaluqa3767 Жыл бұрын
Thokoza mkhulu igama lami uNonhlanhka wakwa Zondi . Mina ngiphuphe umkhwrnyana engiopha imali eningi eyi silver neyamaphepha o100 abamili
@DanielMluleki
@DanielMluleki 9 ай бұрын
Wesisi udsyisani wen nom usebenza kuphi kukhon afun ukukwenzs ngemali yakho qaphel bsyakubonisa omkhulu carefully
@OlwethuOlwethu-r1x
@OlwethuOlwethu-r1x 25 күн бұрын
Molweni paster cela kubuza xa uphupha use hotel
@phumlamazibuko3003
@phumlamazibuko3003 2 ай бұрын
Ngiphuphe uAunt wami ongasekho sihamba naye siyotgenga estolo wasekhipha imali R10 ukukhokha mangifika kwi till imali ngayubona isiwuR100 ngaphaphama. Plz mkhulu ngabe kusho ukuthini
@danmpanza4241
@danmpanza4241 Жыл бұрын
Sanibonani Paster ngicela ucedo ngiphuphe kulahleke isikwama sami kodwa kune ID ngaphakathi ngasengicela umuntu oyiNdiya bekaphakathi esitolo kuvaliwe kodwa ngikhuluma naye ngathi ngicela angimemezelele kuthi lo othole lesikhwama ngicela anginikeze le id lemali nalezimpahla okungaphakathi noma angakuthatha kodwa abuyise le id
@nocawesirayi6255
@nocawesirayi6255 3 ай бұрын
I dream picking some paper money with slip in it and lotto sleep but I never look at the numbers. All thi happen behind the bus
@CleopatraNdlovu-dc9gd
@CleopatraNdlovu-dc9gd Ай бұрын
Ukuphupha weqa imifula kuchazani inamanzi besewuyasaba ukungena kuwona ubuyele emuva uthole eminye imifula ucine usizwe zingane zeskolo ukuchaphisa kuleyo mfula
@NufliqOnline
@NufliqOnline Ай бұрын
Filename Ukuphupha uwela umfula Video link kzbin.info/www/bejne/aZ3Ue4GMoaefo7M
@FezekaSetheni
@FezekaSetheni 7 ай бұрын
Hi pastor ngicela ubuza ma uphupha imali engu100 kusho ukuthini
@jabulilezwane1075
@jabulilezwane1075 Жыл бұрын
Pastor pls nginqela ungiqazele ngiphuphe ngipha abomzala bendoda yami bamantombaza ababili ngibapha imali yamaphepha R20 and R20 rand bahleli phansi mina nendoda yami sibavakashele kusho ukuthini Pastor ngiyathemba uzongiphendula angilali yolephupho
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
1. *Uma uphupha imali;* wuphawu olungelubi uma unika umuntu ompofu imali; lusho umusa nothando nokumkhathalela lomuntu nokuthi uzomsiza futhi uzomeseka uphinde umkhuthaze ukuze akwazi ukufezekisa isifiso sakhe esikhathini esizayo. 2. *Uma uphupha imali;* wuphawu olungelubi uma unika umuntu ompofu imali; lusho ukuthi uzogcine usimeme futhi unamandla okusiza abantu abaswele nabadinga usizo kuwe. 3. *Uma uphupha imali;* wuphawu olungelubi uma unika umuntu ongaswele; lusho ukuthi kumele uqaphele ungachithi imali kungenasidingo ngoba ungase ushayeke ngakwezezimali esikhathini esizayo esiseduze. 4. *Uma uphupha imali;* wuphawu kwesinye isikhathi olubi uma unika umuntu ongaswele futhi ongalungile; lungasho imizamo yokuthwebula amandla nenhlanhla yakho.
@monicamaseti-qum298
@monicamaseti-qum298 4 ай бұрын
Uma uphupha unikezwa ii-evelopes ezimbini ezinemali ngunyana wakho osaphilayo kusho ukuthini,yena usebenza kwahulumeni
@kwaziclifford-ij4vl
@kwaziclifford-ij4vl 4 ай бұрын
Ukphuph ngxkbi nyoka enkulu enama bala mhlophe.amnyama no brown ilokhi nyakazisu msil
@ntombikayishlatshwayo626
@ntombikayishlatshwayo626 8 ай бұрын
Cela ukubuza uma uphupha utshotshelwa igrosa nesikhwama kuchaza kuthi
@nhlanhlabongani304
@nhlanhlabongani304 Ай бұрын
Pastor weningi unjan, mina ngiphuphe ngithi ngiya withdraw imali encane, kwavele kwaphuma inqwaba yemali kwi ATM engabaleki. Ngabe lokho kuchazani baba?
@NufliqOnline
@NufliqOnline Ай бұрын
1. *Uma uphupha imali; * wuphawu oluhle uma iningi; lusho inhlanhla, namandla ongase uwathole okuguqula isimo sakho noma kunesamba semali ezayo kuwe. 2. Ngokwesintu *Uma uphupha imali; * wuphawu olubi uma iningi; lusho ukuthi kungenzeka uphiwa inhlanhla kodwa kukhona okumele ukulungise okuthinta umsamo noma izidwala ukuze uzokwamukela lenhlanhla. 3. Esikhathini esiningi *Uma uphupha imali; * wuphawu olubi uma iningi; lusho ukuthi kungenzeka isimo sakho sezimali sibi kodwa unethemba lokuthi uzokuba nemali. UJobe 5:16 Ompofu usenethemba; ububi buvala umlomo wabo. 4. Kwesinye isikhathi *Uma uphupha imali; * wuphawu olubi uma iningi; lusho ukuthi ushayeke kakhulu ngakwezezimali noma usazoshayeka kabi ngakwezezimali. IzAga 13:7 Kukhona ozishaya ocebileyo, engenalutho.
AMAPHUPHO ngo R10,  R20, R50, R100
6:31
HX MBOTHO
Рет қаралды 125 М.
UKUPHUPHA IMALI ENGAMAPHEPHA KUSHO UKUTHINI BY INJULA_KAMAXHAFUZA
3:39
INJULA KAMAXHAFUZA
Рет қаралды 11 М.
БАБУШКА ШАРИТ #shorts
0:16
Паша Осадчий
Рет қаралды 4,1 МЛН
Какой я клей? | CLEX #shorts
0:59
CLEX
Рет қаралды 1,9 МЛН
Simon Sinek's Advice Will Leave You SPEECHLESS 2.0 (MUST WATCH)
20:43
Alpha Leaders
Рет қаралды 2,3 МЛН
5 Ways to Handle People Who  Don't Respect You | STOIC PHILOSOPHY
29:24
James The Stoic
Рет қаралды 1,1 МЛН
ukuphupha i x yakho/noma umuntu owawuthandana naye....
3:45
InkundlaYamaphupho
Рет қаралды 1,6 М.
Izinkomba Ezisho Ukuthi Uvaliwe.[0780046059]
12:56
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 25 М.
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 66 М.
Ukuphupha isikole | @pastorweningi
6:13
Nufliq
Рет қаралды 20 М.
ISIZATHU ESENZA ABANTU ABADALA BAZIVEZE NGEZILWANE
22:55
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 253 М.
БАБУШКА ШАРИТ #shorts
0:16
Паша Осадчий
Рет қаралды 4,1 МЛН