ukuzamula okungapheli kusho ukuthini kumuntu wemimoya

  Рет қаралды 22,263

HX MBOTHO

HX MBOTHO

2 ай бұрын

Пікірлер: 164
@KgameKgame-ve1ci
@KgameKgame-ve1ci 20 сағат бұрын
Siyathokoza, Baie Dankie, Realeboga, Inkosi iiiii Gogo Mbotho ❤❤❤
@gugzmcshield9154
@gugzmcshield9154 2 ай бұрын
Wena uyisthandwa yazi. Uyisibusiso kubantu abaningi. Ngabe uyazi ukuthi ulwazi lwakho lungisize njani. Ukhulele phezulu. Ubusiseke ngaphezu kokulindela kwakho. Makwande konke la ubamba khona. Mawuphumelele njalo. 🙏🏽❤💚
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
Ameen mfwethu ngyabonga🙏🙏🙏
@nhlanhloyamkela2779
@nhlanhloyamkela2779 2 ай бұрын
Amen,mina ngizamula uma ngithandaza noma uma ngissontweni
@abigailximba4855
@abigailximba4855 2 ай бұрын
Kufana nami ngaze ngathi maybe mina akufanele ngibe sesontweni ,uma ngiseyoni khona kuvele kuthi angikhale???
@gospelallthewaymlilo5783
@gospelallthewaymlilo5783 Ай бұрын
Yimi loyo
@jeremiahlabisa4334
@jeremiahlabisa4334 Күн бұрын
Ngiyabonga kakhulu, mina ngihlushwa ukuzamula Uma ngikhuleka. Njalo Uma ngikhuleka ngiayazamula noma angiwuqedi umkhuleko ngingazamulanga.
@MotilineMoyo
@MotilineMoyo 12 күн бұрын
Ngiyabingelela mambotho yoo kungathi ushokimi mina kungenza kakhulu mangiphakathi kwabantu abaneni noma esontweni ngizamula nonestop
@pammap9793
@pammap9793 2 ай бұрын
Siyabonga njalo sisi. Ungakhathali. Hayi mina ngizamula kuzekwehle izinyembezi isikhathi eside. Kuyenzeka Kakhulu uma ngihlangana nabantu. Ngithi ngiifika nje kuqale. Ngize ngibe namahloni ngisho nokusho ngithi hayibo ngaze ngazamulakangaka kwenzenjani. Ulungiswa kanjani lomoyo. Siwulapha kanjani. Uyakwazi ukulilapha wena maMbotho. Sicela ungcedo usilaphe sisi.
@sithabilemkhwanazi2099
@sithabilemkhwanazi2099 2 ай бұрын
Ey imina loyo nkos yam. Make nje ngahlangana nabantu, hhay kyasuka
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
Kuyangokuthi bakukhombisebani abantu bakini ukuthi uyilaphe imimoya kodwa ubozama ukulalela inkulumo abakulethe;la yona ngaleso sikhathi
@gospelallthewaymlilo5783
@gospelallthewaymlilo5783 Ай бұрын
Yimi loyo eish abanye ngingabalayisha kuUber ngizamulala baze bethi are you tired. You must stop driving and relax 😊😅
@user-ll1ll4yu1b
@user-ll1ll4yu1b 29 күн бұрын
Thokoza gogo siyabonga ngezincazelo osipha zona 🙏
@user-fc2px2vv1v
@user-fc2px2vv1v 2 ай бұрын
Ngyabonga sisi Hle sikuthola kuphi for more information ❤❤Thank you
@vuyiswastofile940
@vuyiswastofile940 2 ай бұрын
Thokoza Gogo👏👏ngiqele ubukela ama video izolo...you are the best❤❤❤
@NtandazoMemani
@NtandazoMemani 2 ай бұрын
Siyabonga MaMbotho mna ndinokubhodla kakhulu and ngiye ngicikeke coz iyenza phakathi kwabantu even esontweni imbala sometimes ibengathi ngingasike ngimemeze ngikhale or intliziyo yam ibebuhlungu ngathi ngasuke ngikhale ngoku njalo sometimes ngizamula into engaphele angazi kwenze njani so ngingasizakala njani? Ngicela usizo lwakho or ingcibiso zakho🙏🙏sekukudala iyenza lento🥺se worse igada ngibe phakathi kwabantu
@user-bq7rb4we8e
@user-bq7rb4we8e Ай бұрын
Thank you sister ngyabonga nami kunjalo❤❤❤
@sandilemgwaba9572
@sandilemgwaba9572 2 ай бұрын
Siyakubingelela maMbotho❤. Siyathokoza kakhulu. Ngithi-nje kuze kulunge soze sihlangane. Inkosi yomusa ikugcine ikubusise❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
yebo mfwethu
@bhekiziqubu2343
@bhekiziqubu2343 2 ай бұрын
Awu wedwa, kunjalo 👏👏
@dumazilemavundla4311
@dumazilemavundla4311 2 ай бұрын
Amen gogo kubonga mina uchazela mina konke okuchazayo ngathi uchazela mina ukuzamula ukubhodla amadlebe ngizamula kuze ngifikelwa izinyembezi ebusuku kube sengathi kukhona osemnyango ngize ngivuke ngibheke emnyango
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
yebo mfwethu kubanjalo kusuke kulethwa umyalezo okumele uwulalele ngesimo esenzeka ngaleso sikhathi
@user-if8mo7ok7x
@user-if8mo7ok7x Ай бұрын
Amen gogo, once ngithandaza phakathi nobusuku ngizamula ngizw ngiqede ngabe kusho ukthini ngb amadlebe aduma ngize ngikhohlwe
@ntombiembuli3928
@ntombiembuli3928 2 ай бұрын
Axolisi sisi vele amanga ayanghlupha shwele smakade ngsize😂🙏
@cynthiamakama7897
@cynthiamakama7897 2 ай бұрын
❤Thanks cc Hlengiwe ngezi mfundiso zobuhlakani
@mantelekhitsane8935
@mantelekhitsane8935 2 ай бұрын
Thokoza gogo 👏👏👏mina ngifonde okuningi kuwena gogo ngiyabonga ❤🙏
@nomfanelomkize3738
@nomfanelomkize3738 2 ай бұрын
Siyabonga kakhulu ukufunda❤
@thandidladla6334
@thandidladla6334 2 ай бұрын
Siyabonga kakhulu sis Hle 👏
@maqabah
@maqabah Ай бұрын
Siyabonga gogo awusizo ama video akho umkhulu womkhulu akwandisele .
@siyabongazuma7749
@siyabongazuma7749 2 ай бұрын
Mbotho omkhulu siyabonga Kade sakungcina ungasilahli bo! 😢😢
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@luckytau6331
@luckytau6331 2 ай бұрын
Ngikuzwa kahle kakhulu Sis, yamnandi indaba. Makwande!🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@KulanijusticeSalani
@KulanijusticeSalani 10 күн бұрын
Umuhle sister, ngithandha ihlelo lako
@buyiswamokoena4249
@buyiswamokoena4249 2 ай бұрын
Ow nkosi yam siyabonga Mambotho imfihlo ezingaka🙏
@NosiphoMalingaMalinga-po2et
@NosiphoMalingaMalinga-po2et 2 ай бұрын
Syabonga cc wangivula boo
@user-es9jc3ru7u
@user-es9jc3ru7u Ай бұрын
Thokoza gogo mina ngizamula ngisho ngisesontweni ngize ngithandaze noma Uma kukhona abakhuluma ngegama lami angisahluphi ngivele ngikhuleke kwehle
@PhelisaMaduba
@PhelisaMaduba 2 ай бұрын
Syabonga mtane thongo
@hlengiwemhlophe2212
@hlengiwemhlophe2212 2 ай бұрын
Syabonga kakhulu inkosi ibususe 🙏🙏🙏❤️
@user-qb8hd5fi3z
@user-qb8hd5fi3z 2 ай бұрын
Thokoza gogo uzakulungisa njani tjoomakwande❤❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ilungiswa ngegobongo lwemimoya mase ulihlambulula mase uqedile
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn 2 ай бұрын
Sawubona mama❤ Siyabonga kakhulu kodwa ilungiseka njani ngoba NAMI nginaleyo nkinga. Amen🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
kulungiswa ngegobongo lemimoya mase uyalihlambulula
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn 2 ай бұрын
@@hxmbotho3458 ngyabonga mama ngingakufonela skhathini ngoba ngiyazama kodwa angikutholi. Amen.
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 2 ай бұрын
Syabonga mama Mbotho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@nomfundombuli1540
@nomfundombuli1540 2 ай бұрын
Gogo Amen ngiyafisa ukuyelapha imimoya yami izikhuluma
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
wenza igobongo mase uyalihlambulula mase uqedile
@mpendulonkosi9019
@mpendulonkosi9019 2 ай бұрын
Milo sis hlengiwe mine ngizamulakakhulu uma kufika abantu bokuhamba like bakulamanye mazwe.
@gospelallthewaymlilo5783
@gospelallthewaymlilo5783 Ай бұрын
Kusho bafika kwakho baziqinisile noma kunomuthi abawusebenzisayo😮
@LungilePhiri-oi6tr
@LungilePhiri-oi6tr Ай бұрын
Mina nkosyam ngizamula ngize ngikhale n umzimba wami da more ngzamile da more ngathi ushona phansi kakhulu ngathi ngfikelwa ukusindelwa noma ukukhathala n akupheli kuyangixina manj namnj ngize ngizibuze kungani kwenzeka knj
@ThembiPhetlhe
@ThembiPhetlhe 2 ай бұрын
Gogo ngiyabong🙏🙏
@Four.Cousins
@Four.Cousins 2 ай бұрын
Siyabonga 🙏
@luckytau6331
@luckytau6331 2 ай бұрын
Thanks!
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 2 ай бұрын
I love you gogo umoya wakho uyaphila uNkulunkulu akwandisele ngakumbi 🙏🙏🙏♥️
@AnnatoriaFikile
@AnnatoriaFikile 2 ай бұрын
Amen Gogo sybonga .❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@zanelemfecane265
@zanelemfecane265 2 ай бұрын
Siyathokoza Gogo mina ngizamula kakhulu ebusuku besengi fumana umlayezo nge phupho noma isibonakaliso Camagu mntomdala
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu kunjalo nje kodwa kumele ukuzame ukukulalela kuwe ekhanda ngemumva uyowuthola umyalezo ophuthumayo
@zanelemfecane265
@zanelemfecane265 2 ай бұрын
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga Khehla zokwenza njalo
@ExcitedMeadows-lu2lc
@ExcitedMeadows-lu2lc 2 ай бұрын
Syabonga Amen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@techgamers.1561
@techgamers.1561 2 ай бұрын
Ngibonga c c Mbotho,minangibhondla daily ekuseni ,emini nantambama joo
@eliasmogapi307
@eliasmogapi307 2 ай бұрын
Thanks a lot sis Hle🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@makirams
@makirams 2 ай бұрын
Asbonge futhi Mbotho mina angivamile ukuzamula kodwa kwake kwangenza. Ngolunyusuku ngingenebhasini kwaba ukuhlala phansi ngazamula ngaze ngayokwehla lease kuthi Nya mangehla ngazibuza engabe bekunani Kanti ebhasini noma kumuntu ebengihleli eduze kwakhe
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
impela mfwethu kwakulethwa umyalezo ngesimo owawukuso ngaleso sikhathi kuvamisile ingelosi yakho yesithunywa iphakame uma usesimweni okumele wazi ngaso ngaleso sikhathi ,
@nokubongamillicent5136
@nokubongamillicent5136 2 ай бұрын
Siyabonga kakhulu sisi izinkulumo zakho ezifundisayo imina loyo ubhongayo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
kusuke kufike umuntu wakini kuwe ngqo ezozikhulumela
@sindisiwembatha-p3m
@sindisiwembatha-p3m 17 күн бұрын
MaMbotho, ngaze ngakthanda . UNkulunkulu akubusise
@user-ke5us7gq8o
@user-ke5us7gq8o 2 ай бұрын
Amen, ngicela ukubuza uma uzamula kaningi ngeskhathi ezodwa emsebenzini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
kusuke kulethwa umyalezo ngesimo okumele usazi ngaleso sikhathi ngabe kumele uqwashiseke ngaso noma usilungise kodwa kusuke kunendaba okumele uyilalele
@zaneleglenrose4731
@zaneleglenrose4731 2 ай бұрын
unjani Cc nsmi nginalenkinga yokuzamula especially ekhayeni lomoya (esontweni) ngingasizakala kanjani
@user-es9jc3ru7u
@user-es9jc3ru7u Ай бұрын
Thokoza gogo mina ngibhodla ngisho ngiphakathi kwabantu
@faithzoza
@faithzoza 2 ай бұрын
Camagu gogo 🙏uma umuntu efuna ukuxhumana nawe wenze njani? Yhooooo, kwande gogo🙏🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
uza langikhona noma ufone ngolwesibili
@patricesihokoza9130
@patricesihokoza9130 2 ай бұрын
❤cyabonga iyenzeka ngampela leyo nto kimina
@mntwan_wamakhosi
@mntwan_wamakhosi 2 ай бұрын
Siyabonga Gogo cela ukubuza ukuth suke kwenzenjan Uma usaphanhla ukhuluma nabantu abadala uvele ubhodle nje??
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
basuke bezifikela bona kuwe befuna ukukhuluma kuwe ngaleso sikhathi
@Winny-fp9zn
@Winny-fp9zn 6 күн бұрын
Sawubona gogo ngicela kubuta manje ilashwa kunjani ngoba nami kuyangenta loko
@tholakelendlovu2989
@tholakelendlovu2989 2 ай бұрын
Ngiyabingelela gogo...mina ngiyazamula kakhulukazi uma ngithandaza ngabe kona kwenziwa yini ngiyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
kusuke kuphakama ingelosi yakho yesithunywa ilethe umyalezo kuwe ngesimo okumele usazi
@tholakelendlovu2989
@tholakelendlovu2989 2 ай бұрын
Ngiyathoba kakhulu gogo and inkinga cos ngisuke ngingaz bathini nkos yam...makwande salkwaz ulwazi siyabonga
@angelam6466
@angelam6466 2 ай бұрын
Syabonga kakhulu ngolwazi osinika lona. Ngashiya umlayezo ku WhatsApp ngsalinde impendulo ngcela mawuthola isikhathi ungiphendule. Ngyabonga kakhulu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngizophendula manje
@nomthandazonxumalo4523
@nomthandazonxumalo4523 2 ай бұрын
Ngyabonga kakhulu gogo usungbeke esthombeni kuthi kwenzakalan ukhule njalo kwelikamoya 🙌
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
Amen ngyabonga mfwethu
@lindiwentloko2755
@lindiwentloko2755 Ай бұрын
Camagu Gogo
@Vuvu329
@Vuvu329 2 ай бұрын
Amen wegogo🙌
@Vuvu329
@Vuvu329 2 ай бұрын
Akesithi uzamula kakhulu use Sabatheni njalo nje ngeSabatha,busuke sebethini ke abeSabatha ngize ngathi ngigoqeka amehlo aphume izinyembezi eziningi ngeskhathi esisodwa amen gogo
@vusizimu905
@vusizimu905 2 ай бұрын
Saw'bona Mam-Hlengiwe, Ngithanda ukubuza ingabe kusho ukuthini uma ngiphupha inja izala imidlwane eminingi ngomlomo
@user-po2kj6sw3v
@user-po2kj6sw3v 2 ай бұрын
Thokoza Gogo ❤
@marleyChetty
@marleyChetty 2 ай бұрын
Sawubona cc waze khaluma kamnandi iqiniso 🎉
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@Caroline-cc2kt
@Caroline-cc2kt 2 ай бұрын
Cc ngiyabingelela imfundiso yakho inhle bengicela inumber yakho cc siza Lana.
@sindisiwembatha-p3m
@sindisiwembatha-p3m 17 күн бұрын
Mhmm ngihlushwa ukuzamula. Kulashwa kanjan
@user-ew1ts4vn1i
@user-ew1ts4vn1i 2 ай бұрын
Mina ngizamula uma ngisebantwini noma esontweni noma ngicul ngifun ukuthandaza kodwa akufiki lutho kimi kunalokho ngigcine ngigule
@Mightytouch90
@Mightytouch90 2 ай бұрын
Ngicela ukuphuma eshlokwen, kushoni ukuphupha kungena amanzi emvula endlini, mese liyathula izulu?
@Codechruc
@Codechruc Ай бұрын
Thank. you maMbotho
@lungilemakhanya3987
@lungilemakhanya3987 11 күн бұрын
Sawbona gogo ngicela ukwazi ukuthi utholakala kuphi ngisisa ukuhlola
@NesiweDuli
@NesiweDuli 2 ай бұрын
Syabulela Gogo ukhule njalo
@user-tl1jy5cu3i
@user-tl1jy5cu3i 2 ай бұрын
Thokoza gogo siyabonga
@user-fz5ig8zw5x
@user-fz5ig8zw5x 2 ай бұрын
Kwande maMbotho
@ThomasMtshali
@ThomasMtshali 14 күн бұрын
Thokoza gogo bengicela inombolo yakho
@NokulungaCilo
@NokulungaCilo 9 күн бұрын
Thokoza gogo ngicela ungipha inamba yakho
@priscillamanatha1021
@priscillamanatha1021 2 ай бұрын
Ngiyabonga gogo ngisando kubhema ugwayi wamakhala kodwa bengingawufuni nala ohambe khona kodwa wanginukela ngisemsebenzini kodwa ungekho ngaze ngawuthenga ngawubeka nje lekhoneni lami engikhuleka kulo ngoba ngingumsebenzi wasendlini ngihlala khona manje sengize ngawemukela kodwa hhay angizamuli jesu ngize ngibenamahloni kuthi bazongizwa ngale abelungu kuze kuzehlele nje kona kwala nje mangike ngabhema ngiyozamula nkosiyami
@NontobekoHadebe-kf6ic
@NontobekoHadebe-kf6ic 2 ай бұрын
Ngikuthandela nje kuth uchaza izinto ezenzekayo kumuntu ngale kokuphupha, uchaze ngisho kuth uma kunesilwane esinje nanje ekhaya kusho kuthin njengalokhuya okwezintuthwane ekhaya, okwAmaphela okwezimpukane eyodwa nje
@MotilineMoyo
@MotilineMoyo 12 күн бұрын
Ngixolise kakhulu ukubamude nginephupho engifuna ukulisho engiliphuphile ,ngiphuphe ngiboni elephant ingena endlini yotshani yafika yafaka itrunk yayo phezukwebonda mayiqeda yaphuma yahamba manje ngidisekile angazi kushoni ngicela impendulo
@user-wp4hg9sd5l
@user-wp4hg9sd5l 2 ай бұрын
Mna ndizamula ma ndingena etaxini. Indlela yonke
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 2 ай бұрын
Amen 🙏 sibonge
@sibongisenipitso9005
@sibongisenipitso9005 2 ай бұрын
Sport on sisi..👌🏾
@user-hz9fr5ms1w
@user-hz9fr5ms1w 2 ай бұрын
Ngyabonga gogo yazi angazi ngingakubonga ngani kodwa kuyoze kukhanye nakimi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu kwande kuwe kube kuhle
@siphiwekubeka
@siphiwekubeka 2 ай бұрын
Siyabonga yegogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 ай бұрын
ngyabonga mfwethu
@siphiwekubeka
@siphiwekubeka 2 ай бұрын
@@hxmbotho3458 ngicela I number yakho plz
@portiamoyana818
@portiamoyana818 2 ай бұрын
Amen gogo.
@ThokoWelhemina-ti7zh
@ThokoWelhemina-ti7zh 2 ай бұрын
Ngiyabonga mina ngizwa kahle silungisa kanjani ngoba vele kwanzeka noma kukuphi
@user-ig1kd9vt2d
@user-ig1kd9vt2d 2 ай бұрын
Thokosa kehla lealafiwa bjang
@nkosinathimzomuhle-bk1km
@nkosinathimzomuhle-bk1km 2 ай бұрын
Sawbona sisi yazi ngey 14 May 2024 ebsuk cishe bekungo 00:35 ngizamule cishe ngay 15 times kuzekuphume izinyembezi emahlweni ngizisule kuphindekuqhubek kuzamula kungapheli zaphinda zaphuma ngizengazisula Kay 4 izinyembezi emehlweni
@nonhlakaniphozungu1093
@nonhlakaniphozungu1093 Ай бұрын
Makhosi Gogo
@NoncedoNdima
@NoncedoNdima Ай бұрын
Ngicela ukbuza ukuphupha uthatha izimpahla zomuntu owashona
@bongikhathi2209
@bongikhathi2209 2 ай бұрын
Amen gogo
@user-zc2qv1mq7u
@user-zc2qv1mq7u 2 ай бұрын
Amen
@user-ip6ld2pw1z
@user-ip6ld2pw1z 2 ай бұрын
Thokozan thonga ukuphupha u chale emasinini but ku wumfino ogreen like emakhaya gogo langizaliwa kona
@SamukelisiweMgoza
@SamukelisiweMgoza 2 ай бұрын
❤ngiphuphe ngihamba entabeni ephakeme enendlela encane ngichakela kwaphuma isicathulo Kwa rightsawelakwaright Uma ngithi ngiyasicosha ngabona inyoka enkulu inentulo eduze mayo ilephansi Uma lesicathulo ngingasicosha ngowela enyokeniakukho nokubaleka Kimi indlela insane Uma inyoka ingakhuphuka ingangifica ingibambe ukuphenduka akukho kiminokuthi ngingabuyela emuva ngaphaphama lapho
@abigailximba4855
@abigailximba4855 2 ай бұрын
What if uyabhodla but awuzazi kuthi unemimoya ,kwenziwa yini lokho, ngiyabonga
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 2 ай бұрын
Manje ilatshwa njani ngilaleyonkinkinga mina yemimoya enjalo ngicela ungisize ngenkamba gogo
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 2 ай бұрын
Thokoza gogo siyabonga kakhulu manje umbuzo wami uthi kulashwa kanjani siza phela ngoba siyazamula hle sincede kumele senze njani ngoba lento iyaswabisa kakhulu phakathi kwabantu siyabonga
@thembilesibundeni3706
@thembilesibundeni3706 2 ай бұрын
Unjani sisi ngicela iwatsap no.yakho
@bongekanjisane7156
@bongekanjisane7156 Ай бұрын
Mambotho sawubona kuthetha ntoni ukuba nentobele yonke indawo endlini ekhitshini,kamereni,bathroom indlu nje yonke
@pennyswazi8995
@pennyswazi8995 2 ай бұрын
KUNJANI SADUKELANA
@NomfunekoMntonga
@NomfunekoMntonga Ай бұрын
Enkosi maMbotho mna ndizamula kakhulu xa ndithandaza
@andilemseleni8600
@andilemseleni8600 2 ай бұрын
Sawubona gogo kuchazani kuphupha ujaha ichwane lendlovu
@dumazilemavundla4311
@dumazilemavundla4311 2 ай бұрын
Cela ukubuza gogo fanele ngenjani uma ngibhodla kodwa abakhulu lilashwa kanjani
@lilymathabela2411
@lilymathabela2411 2 ай бұрын
Sabona gogo kushoni ukuphupha u viewer umuzi
Siyangcola isithunywa mawudla lokhu kudla
20:19
HX MBOTHO
Рет қаралды 69 М.
UKUPHUPHA ISIBHEDLELA KUSHO INI
9:20
HX MBOTHO
Рет қаралды 12 М.
MISS CIRCLE STUDENTS BULLY ME!
00:12
Andreas Eskander
Рет қаралды 21 МЛН
Идеально повторил? Хотите вторую часть?
00:13
⚡️КАН АНДРЕЙ⚡️
Рет қаралды 12 МЛН
Fast and Furious: New Zealand 🚗
00:29
How Ridiculous
Рет қаралды 46 МЛН
World’s Largest Jello Pool
01:00
Mark Rober
Рет қаралды 114 МЛН
Ukuphupha ngemali kusho lokhu
12:59
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 43 М.
Imali yasebhange.
17:02
Inyanga Dlozikhulu TV
Рет қаралды 2,2 М.
Ukugeza ibhadi ngobulongwe || Cow dung || Isigezo Part1
5:55
Makatani_TheNewAgePantsula
Рет қаралды 4,8 М.
Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?
26:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 57 М.
lezinto  ziphazamisa  zidumaze isithunywa kuwe
25:45
HX MBOTHO
Рет қаралды 17 М.
Inhlanhla Iyahlangatshezwa.[0780046059]
12:59
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 10 М.
Yini imfihlo enkulu yamanzi?
8:48
Umsamo Institute
Рет қаралды 74 М.
IZIVEZA  KANJANI INGELOSI YESITHUNYWA KUWE
16:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 71 М.
MISS CIRCLE STUDENTS BULLY ME!
00:12
Andreas Eskander
Рет қаралды 21 МЛН